I am happily married to an older man (huge age gap) for years now, ontanga (freinds) bami envy me namanje, bakhala ngokuth baguga bengenathemba lokuthi boke bashade, angisaphathi eyokuvela ekhaya nd asisonti kwashembe nomyeni wami nd ngimthandan ❤ ❤❤❤❤naye ungthandan❤❤❤❤ i age nje ayisho lutho as long nje ungezodlala ama blesser ushade ngenjabulo egameni lika Jesu isibusiso esikhulu leso. #Happily married
@@icasacommunity6138 what is a huge age gap? Lana sikhuluma ngabobaba abana 60 yearsbathaingane ezina 15 - 18 years. Asikhulumi ngomuntu enishiyana ngo20 years
I think your case is way different because no one chose that man for, you were not picked in a group of church girls, where your word means nothing your parents will convince you and tell you to agree obey and follow the culture.
@@nonhlanhlankosi1786 After this video ngenze i reseach .... I mean a deep research mayelana nengqubo elandelwayo muthatha intombi ezokugana kwa shembe what I found ukuthi abantu ababili baqale bevumelane before kwenzeke konke, lento eshiwoyo noma oyishoyo ayenzeki nhlobo izingane ziyazivumela nd zinelungelo lokuphikisa... I think thina bantu akumele sithathe ngokuzonda ienkolo ethize noma noma sikholelwe kuma myths esiwezwa ngabantu, but thanks ngoba i comment yakho ingenze ngafuna ulwazi neqiniso ngezinkolo ezahlukene e.g Islam, Shembe nd other religions, ngithuke ngaphela amandla ngizwa into ebengikholelwa yiyo iminyaka engaka ukuthi i founder yebandla labo yandiza yafa.. kanti this is not the truth at all... I edge you nawe sisi wami ukuthi ungakholwa okushiwo abantu, make your own research... ND THANKS THANKS AGAIN FOR UNLOCKING MY MIND MAY GOD BLESS YOU.
@@Norma-ot8fv Ngizoya khona ngiyokwenza i deep research kuth u 15 no 60 noma u 18 no 60 senekebashadiswa yini but angikholwa our S.A Marriage Law uthi both person must be 18 years or older to enter in a civil union in terms of the act. le yakho ka 15 and 18 bethathwa u 60 uyazicabangela nje ngokuzonda mhlampe ibandla lakwa shembe, unless yenzekaa phambi kwakho, kodwa ngezithombe engizibonile la there is nothing as such... iqiniso nje iqiniso noma unenzondo noma esinye isizathu
Mina angisonti nhlobo kodwa ntombazane le oyibhale la wathi amanyala cha ngeke ayikufuni nhlobo uyaziveza nje ukuthi usuwadlula kwinqwaba yamapipi futhi awuganile manje ufuna wonke umuntu afane mawe,uwu kanye onyanyisayo.
The fastest way to lose followers that follow your channel is to have such captions like these.I'm not a shembe church member but usuyabheda ke manje..Shembe doesn't promote or accept such nonsense.What an individual does on his own has nothing to do with the church..
@@KZNPODCASTIt's a good thing that you changed your caption.Izolo you posted a video about Nozipho and you put uShembe there for no reason, Today it's the same story..As a person that owns a channel, Learn to stay neutral when reporting a story.Don't ever drag Shembe's name into something that has nothing to do with him.Before people get married lapha kwaShembe both families agree and partners consent.No one is under age when they get married,But yes the woman are usually way younger than the men they also choose.The actual wedding takes place at their own families homestead where both sides attend the wedding,If uShembe is bad then both those families are worse.What you usually see is the on social media is the pre wedding/blessings from the church,But the actual wedding takes places at their own homesteads where Shembe doesn't attend..All these social media so called influences say things for likes and views,Shembe has over 10 Million members and has nothing to prove.If he was that bad, Don't you think people would distance themselves from him and the church?This ain't Bushiri,This is Shembe..😂😂
Majority of Shembe young men looks old, Google big Zulu's age, Sjavas age... Compare to how they look.... Sometimes it's important to research and interview people regarding this topic, reading other people's comments is OK but you should've shown what you're reading..... Most people are gonna unsubscribe, you've already shown the direction of how you want the topic to go and it's visible to which side you're taking, your approach and disrespect destroyed your whole points and views... Anyway If you not happy to how she took it, click the flag and report, the power is in your hands viewers
@SenzoM-s6g Imagine uhlala ngisho ukwi Toxic marriage so you don't condemn that coz amadoda akhona aganwa anytime anyhow in the name or no divorce and I know few women divorced though!
No, you totally wrong most of the young girls are forced to be married (amakhehla) speaking from experience. It's happened several times in the family.
Mxxxm vele ayivalwe nje lento Noma umuntu engakhuluma ethini akunandaba. Izingane zifakwa iPressure abazali eiiii ngiyayisaba inhlupheko, mina nje soze ngivume nengane yami Jehova🙆 itshitshi lami lizofakwa izifo zo 1960
@@scelowonkewonkembonane970 Banabo abafazi phela I most yabo but Mamkhulu uyatshelwa yimi indoda ngikufunela umsizi 🤭🤭 or ngandisa umuzi njani ubhalwe usizi nje uzowandisa kanjani hayini
Chah cha,lamakhehla most yawo uyawabon ukuthi kwanzalo,isintekenteke,so if kukuthi it about ukwandisa isbongo,lezingane bangazithathela abantwana bazo,ngob lamakhehla anazo ingane zabafana.........and let not forget ukuthi kah Shembe kugcwele inswelaboya,izinja zam'gabhadiya,igebengu....
ngan yam ngaphandle nje ngokuthini 1 lento ayikudingi futhi awuhlangani nayo so akuphoqwa muntu umuntu uvuma yena hlukanani nokukhuluma izinto ezinganifuni SHEMBE IS THE WAY
Umntu u xakwe zinto zakhe ozoxoxa into ye cawa angayaziyo . Umbuzo wam banyanzelwe nha ababantwa ukuba ba tshate if not case closed. Ingxaki itshu kuthi nguwe or nabanye ke
Shembe its not a church but a cult, why r all saying sikhuleka kubabu shembe 😏😏ten command mends unkulunkulu wathi ninga khonzi abanye o Nkulunkulu ngaphandle kwami. Kodwa nina nibhizi nikhonza yena
My sister your channel is equivalent to TV, your catching topic is disrespectful... Angsonti at all, but let's respect other religions and other people without disrespecting them, bekumele maybe sithi *kungabe isonto lakwaShembe lisenza okuyikho ngokuganisa izingane nabantu abadala?... Don't be disrespectful my sister if you wanna have your channel for too long... A group of Shembe can take you out
It's my first time on this channel. Uma ubufuna ukwenza isendlalelo sokuthi uShembe nokwenza kwabo kusukaphi? Musa ukufaka imizwa yakho, asizwe indaba, sizijajele. Angikwazi ngisho ukuqeda ukulalela loludaba.
You annoying wena admin, if ufuna ukwazi izinto why ungafunanga umuntu osota khona akuchazele kahle ? Enye into we don't need anyone's approval of anything.
I had a cousin I remember we were in school,she was supposed to quit school coz she was married to an old man, their marriage didn't last the girl ran away
Sometimes we as good people should respect each other and lean to mind our own business(uzivumele yena umntwana futhi isinqumo sakhe lesi asikuhloniphe lokho
Wowoo! Lalelani la abantu base Afrika isithembu lusiko lwasintu sakwantu nina enikhalazayo ningabantu laba abathi abalaphi bendabuko ama witchcraft musani ukuhlanganisa isintu nesilungu
Angisonti khona but alikho isonto okuthiwa Kwa Shembe, futh ayikho inkosi Kwa Shembe okuthiwa umqali wezinto .. uthi Abantu bengaz ngama feelings but wena wenza le video yakho ngama feelings... Maningi ama mistake okule video yakho, kuyacaca ukuthi wenze video, ungayenzeka iResearch.... But angisoli vele awuna content, yingakho ukhuluma nangoma yini.
Ningathi sengitheni kodwa "uma ukwi-Cult awuboni until uphume kuyo" hhaike nizwile ukuthi ngithini😅
I am happily married to an older man (huge age gap) for years now, ontanga (freinds) bami envy me namanje, bakhala ngokuth baguga bengenathemba lokuthi boke bashade, angisaphathi eyokuvela ekhaya nd asisonti kwashembe nomyeni wami nd ngimthandan ❤ ❤❤❤❤naye ungthandan❤❤❤❤ i age nje ayisho lutho as long nje ungezodlala ama blesser ushade ngenjabulo egameni lika Jesu isibusiso esikhulu leso. #Happily married
@@icasacommunity6138 Syakubongela sthandwa NAMI ngifisa ukuzitholela ubaba osekhulile sishade sizihlalele emzini wethu ♥️♥️♥️
@@icasacommunity6138 what is a huge age gap? Lana sikhuluma ngabobaba abana 60 yearsbathaingane ezina 15 - 18 years. Asikhulumi ngomuntu enishiyana ngo20 years
I think your case is way different because no one chose that man for, you were not picked in a group of church girls, where your word means nothing your parents will convince you and tell you to agree obey and follow the culture.
@@nonhlanhlankosi1786 After this video ngenze i reseach .... I mean a deep research mayelana nengqubo elandelwayo muthatha intombi ezokugana kwa shembe what I found ukuthi abantu ababili baqale bevumelane before kwenzeke konke, lento eshiwoyo noma oyishoyo ayenzeki nhlobo izingane ziyazivumela nd zinelungelo lokuphikisa...
I think thina bantu akumele sithathe ngokuzonda ienkolo ethize noma noma sikholelwe kuma myths esiwezwa ngabantu, but thanks ngoba i comment yakho ingenze ngafuna ulwazi neqiniso ngezinkolo ezahlukene e.g Islam, Shembe nd other religions, ngithuke ngaphela amandla ngizwa into ebengikholelwa yiyo iminyaka engaka ukuthi i founder yebandla labo yandiza yafa.. kanti this is not the truth at all... I edge you nawe sisi wami ukuthi ungakholwa okushiwo abantu, make your own research... ND THANKS THANKS AGAIN FOR UNLOCKING MY MIND MAY GOD BLESS YOU.
@@Norma-ot8fv Ngizoya khona ngiyokwenza i deep research kuth u 15 no 60 noma u 18 no 60 senekebashadiswa yini but angikholwa our S.A Marriage Law uthi both person must be 18 years or older to enter in a civil union in terms of the act. le yakho ka 15 and 18 bethathwa u 60 uyazicabangela nje ngokuzonda mhlampe ibandla lakwa shembe, unless yenzekaa phambi kwakho, kodwa ngezithombe engizibonile la there is nothing as such... iqiniso nje iqiniso noma unenzondo noma esinye isizathu
Mina angisonti nhlobo kodwa ntombazane le oyibhale la wathi amanyala cha ngeke ayikufuni nhlobo uyaziveza nje ukuthi usuwadlula kwinqwaba yamapipi futhi awuganile manje ufuna wonke umuntu afane mawe,uwu kanye onyanyisayo.
Lelikhehla esengathi imbuzi ehudayo😂😂😂
wena awuhudi yin
Niba check inini igculazi labo baba abagugile abalala nezingane ezi ncu 😢
Wena uyichecker nini inculazi yakho?
Wena kade waba nenculaza,awuhambe uyocheka
Manje baphi ontanga balezi ngane? Izinsizwa ezinhle ezifanele ukushada nalezingane?
Hay this is not right!!!
@@MakhosazanaNgema ihlala lazizwa lona ukuvuthwa lazilahla phansi so zivume ngoba sezizizwa nazo ukut ziyamdinga umuntu weslisa
The fastest way to lose followers that follow your channel is to have such captions like these.I'm not a shembe church member but usuyabheda ke manje..Shembe doesn't promote or accept such nonsense.What an individual does on his own has nothing to do with the church..
Doesn't accept? Bashadiswa kuphi kanti?
So they do it in the church without the church aproval?
@@KZNPODCAST Bashadiswa khona but not by force,No one holds a gun against anyone head..
@ so he does accept right ? He doesn't see anything wrong right ? So he is part of the marriage
@@KZNPODCASTIt's a good thing that you changed your caption.Izolo you posted a video about Nozipho and you put uShembe there for no reason, Today it's the same story..As a person that owns a channel, Learn to stay neutral when reporting a story.Don't ever drag Shembe's name into something that has nothing to do with him.Before people get married lapha kwaShembe both families agree and partners consent.No one is under age when they get married,But yes the woman are usually way younger than the men they also choose.The actual wedding takes place at their own families homestead where both sides attend the wedding,If uShembe is bad then both those families are worse.What you usually see is the on social media is the pre wedding/blessings from the church,But the actual wedding takes places at their own homesteads where Shembe doesn't attend..All these social media so called influences say things for likes and views,Shembe has over 10 Million members and has nothing to prove.If he was that bad, Don't you think people would distance themselves from him and the church?This ain't Bushiri,This is Shembe..😂😂
Manje the grown woman bona bayoshada obani? And the young boys bona bayothola ini? Shuu
The grown woman don't want to be married to these men that's why they are convincing these young girls.
@Reabona1 this is really sad
Bayothola wena sdomu
@samukeloisaac7416 tsek silima
Kanti akunabafana na kulelibandla.? Zona intsizwa zitshata nobani, nini?
True ayiphele lento awazi noma sthwalo sabo na.
Majority of Shembe young men looks old, Google big Zulu's age, Sjavas age... Compare to how they look.... Sometimes it's important to research and interview people regarding this topic, reading other people's comments is OK but you should've shown what you're reading..... Most people are gonna unsubscribe, you've already shown the direction of how you want the topic to go and it's visible to which side you're taking, your approach and disrespect destroyed your whole points and views... Anyway If you not happy to how she took it, click the flag and report, the power is in your hands viewers
Thank you so much AFTER-EMPIRE she need views but to talk nonsense with church is not good
We are old enough to see an old person and a young man.
Shembe is the way, nongamthandi uyoze amthande 100%UNyazi ❤
Angeke sithande umuntu ofana nathi oyofa adliwe izintuthwane njengathi, uphathwa umkhuhlane njengathi🤣🤣🤣
😂😂😂😂😂awumtshele @@Favoured7880
Naye osayomiswa ahlulelwe nje ngathi ngathi sengiyabona ngikhothamela umuntu o nje. 😢
Naye osayomiswa ahlulelwe nje ngathi ngathi sengiyabona ngikhothamela umuntu o nje. 😢
I’ve always said this is toxic, these kids are too young.
Are they forced but being in tarvens whole week isn't toxic
Toxic is you who sleeping without marriage
Ku toxic kuthi ukhiphe isisu useyingane?Niwabonile ama Id abo?ningakhulumi eningakwazi mina ngibona kukuhle lokhu kunokuzalela izìgane emakhaya.bayawaqoma amakhehla anabafazi ngaphandle kodwa akushiwo lutho.Umuntu ozihloniphayo uyakhula kodwa ozixhaphazayo usheshe afe.ukubazisa from 20 above unelungelo lokugana.ningasebenzisi inzondo nenze sengathi nizwela bantu.kubuhlungu ezinhliyweni zenu.ezenu ziqoma abantu abashadile kulelibandla kuyagaganwa.
Niyithatha wrong yonke lento,uma kuthiwa kuyakhethwa akushiwo ukuth you just point someone avele akugane,bt kuyashelwana nje kuqonywane baya esontwen sebefinalise yonke into, baphathe namapasi to show abaphath babo ukuth they are not young, lezingane ziyazithandela lamakhehla abaforcwa muntu otherwise ngabe abekho abaganana besebasha ngabe kuganwa amakhehla kuphela
Uqinisile. Nam ngaz kanjalo. Ukuthi nje abantu bayashesha ukukhuluma bengawazi amaqiniso
koda nani ukube niyabukhusela ubunazaret njengoba siyalwa esontweni ngabe abekho abantu abakhuluma kanje......
Uphefumulwelwe ikhehla phezu kwakho,we bhatata libanjwe nayinkwantshu namajaqamba livukwe iphika,kube njeyaah hai abawagane bakithi 😅😅😅😅
, 😂😅
@@NomusaThusi-u3o Kodwa yini Nomusa 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣ngiyakukhuza njalo we ooe lihonqe lisuze🙆♂️🙈
@@NomusaThusi-u3o And likubiza njani vele Nkosikazi or Mtakwethu or MaThusi hayini
Eyama Nigeria aniykhulumi ukut ahefuzela phezu kwenu niyanyanyisa shem
@talentngema5106 Are you Gay or you just being provoked?
Kodwa Ngampela noma ngabe thiwa kuyashelwan how can you shela ingane yakho Mmmm kwaze kwanzima lezingane mhlambe zidlisiwe =rubbish
min angsont khona kodwa le channel bengiy support ngokuth eyase KZN but indlela okhulum ngayo sisi ayjabulisi ucasula nomunt odlula ndendlela if uNgumZulu kusafanel ufundiswe indlela yokukhuluma. Umangabe bewnenhloso yokwaz ngokwenzekayo enkonzwe bewzokwenz uplan wokthol umunt ozokucacisela wenze i interview futh mhlambe bewngathol ama view amaningi kunalawa ocabang ukuth uzowathola manje bese u loose ama subscribers. Anyway nam bengingazil ukzo control kwi channel yakho but angikwaz uku support ichannel ekhulum ngendlel eyehlis isthunzi sabany abant ngalendlela.🤔
Cha asikhulumeni sonke la
I also love young girl, it's not a bad thing kuvunyelwene and the is nothing you can do.. I will forever be a shembe member...
@@qhamabobotyana3844 sikhule vele kuyinkosikazi encane kunendoda
This is nonsense. This grandfathers they marry this young girl just to abuse them, this hell shem.
Nonsense is you
Yimuphi lonkulunkulu othi makilalwe nezingane mubi lomkhuba 😭😭😭😭
Eyiii
Mn angisonti kwashembe kodw ngingumfana omncan ngiyavumelan nalomshada ngoba uqhubeka kuze kube sekugcineni ubusiswe ngunkulunkulu wakhona futhi esontwen abahlukan khethile khethile
@SenzoM-s6g Imagine uhlala ngisho ukwi Toxic marriage so you don't condemn that coz amadoda akhona aganwa anytime anyhow in the name or no divorce and I know few women divorced though!
Mangabe Amakhehla ethatha amantombazanya abafana bathathe obani izalukazi
@@Ceciliacecilia-t9o ngiyawuthanda lowomubuzo yaz🤷🏿♀️🤷🏿♀️🤷🏿♀️
uhlushwe yini wesdomu ndini
Ikuphi lapho kukhona iage limit?
Cela ungbuzele kulabo abaphawkayo kuthi baganile yini bona njoba begxeka abaganayo nje? If not bahlaleleni pho bengagani kontanga yabo or bahlalele kugidingwa abafana notshwala?
❤🎉
Abazali abakhohlakele kulenkolo 😭💔
@@nontokozomsiya2224 abazali abaryt ingane izoba nekubo elaziwayo nina nizalela amashangane anazi nakubo kweyngane ey
ungena phi wena angithi unendoda yakho
Isihloko sakho sithi "malivalwe ibandla lakwa Shembe ",lokho kukodwa nje usuhlulele kodwa wena uthi singangeni ngemizwa . Wena usebenzise muphi umuzwa?
Alikho ibandla lakwa Shembe ungedusi abantu
Angikutshele ke ngoba niyathanda ukugxeka into eningayazi ,iningi lenu line zingane kobaba abehlukene kodwa nikhuluma ngabantu abagana ngoba bethanda akekho ophoqwayo
Yey.. malivalwe?? kuvulwe lelakhe bayadakwa nje abantu bakusile😂😂😂khuzani bo!
Yes kunjalo lento bayiphoqa izingane bayazi ukuthi abesifazane ba weak and love umshado onakele lamakhehla awuvalwe ushembe vele uya esihogweni uSathane uyazenza inkosi yokukhanya buza uJesu esathane emthembisa izinto zezwe
Wentombazane uzifaka wena esqalekisweni uyasisukela sizihlalele.
Kuphela nje Mina ngithi uzomthola UShembe ucabanga ukuth kusiniswa amahleza laphana uzonya nyi wena.
Omama balezingane no Gogo bazo abakhohlakele qha,.
Kuryt uma lezi ngane okungezona ke ezakwaShembe zigijimisa obaba abadala abashadile abanye zilala nabo for imali niye nithini ...uShembe ave nimthatha kancane wonke umuntu ofuna ukukhuluma ukthanda kwakhe ufaka igama likaShembe phakathi akenibe woh hloniphani ezinye inkolelo nezinkonzo zabantu
Uthe uEnigma akakho Nkulunkulu lapho😊
And he was telling the truth this churches are just pure satanic
@@IvonychildofGodFuthi leli kusukela kudala! Lisungulwa. Sibancane, sikhula eNanda sasilithanda. Ngishomene nabazukulu bakaMkhulu Shembe owalisungulayo. Masikhula zaphuma ukuthi naye lowomkhulu owalisungula lelibandla wathwaliswa uKhotso inyanga eyayinkulu yaseLusikisiki, inyanga eyayivikele uVerwoerd angadubuleki ngesbhamu kodwa abakubo abansundu beditshulwa everyday bebulawa amabhunu. Naye uKhotso wayeza Ekuphakameni no Verwoerd ngenhlangano. Ngokuthi wayethwele uMkhulu makahamba emhlabeni zaqala izinkinga kancane kancane. Indodana kaMkhulu mayibhubha laphela ikhubalo lokuthwala kwaba namaqembu kungena ubab' uAmose noLonda. Saphela lapho isthunzi salenkolo. Phela bathi ocebe ngokuthwala uhamba nomcebo wakhe. Mangibuka ngendlela okuphuphe ngayo Ekuphakameni namhlanje, inhliziyo yami iyopha mangikhumbula ubungane bami sisebancane sijabuliswa ukuza kwenhlangano yakwaShembe. Kuyacaca ukuthi inkolo yini umsebenzi wayo kithina abansundu. Okubuhlungu asiwulandeli umlando walezinkolo esgijima nazo.
Utsi ikuphi nkulunkulu loyo?? akamati kwanaye . Anozenza kwabancono nabanye yekelani nje ..nimsulwa ngani nina?? Leave them to God almighty ..God is love❤ngeke ezwe ngani nina bahambi benyama.
Mina wecc angsafuni nokkulalela nje ngba suqale ngokuthi kwaShembe,, ubothi maNazareth 🙏
Cha angilona inazaretha kodwa musani ukudakelwa amanazaretha cause anisho lutho ngalezingane ezilala namablesser anezinyoka and awukho umuzi ongawuvusa ngalemjendevu yamantombazane ayizidakwa yiyo lemjendevu engasenankomo ekhuluma kakhulu kade ihamba iziganisa manje isiphelelwe ushatini isihamba ibanga umsindo.
Uqinisile amablesser azishiya nezifo angazikhokheli abazalise. Kungcono la zizonethezeka futhi indaba isuka kude emathembelini. Abantu bangena ngaphi mazigana zizikhethele zona.
Exactly
Awaboshwe lamakhehla ngoba agangile amasonto awangavalwa lamakhehla awanqunywe umnqantulo
No one is forced to get married basically she's the one who agrees to marry that man
No, you totally wrong most of the young girls are forced to be married (amakhehla) speaking from experience. It's happened several times in the family.
Unamanga, stop lying we all know the truth. uShembe awuvalwe she qha 😂
Unamanga, stop lying we all know the truth. uShembe awuvalwe she qha 😂
Unamanga, stop lying we all know the truth. uShembe awuvalwe nje qha 😂
@@Favoured7880ubuntu onamanga la uwena, umuntu uyazivumela
Cha kodwa nalezingane zibukela zihappy nje angiliboni icala
Fundani ukuzikhipha endabeni zase Nazaretha, nikhulunyiswa ubani uma nidlana no suger daddy?
Ikhehla elilala nengane amanyala lawo
ukulala namanigerials khona kuyin?
Why can't these men marry women their age?? Why
Uhlushwe yini wena?
Mxxxm vele ayivalwe nje lento Noma umuntu engakhuluma ethini akunandaba. Izingane zifakwa iPressure abazali eiiii ngiyayisaba inhlupheko, mina nje soze ngivume nengane yami Jehova🙆 itshitshi lami lizofakwa izifo zo 1960
Abanabo Ontanga labo baba 😮😢
@@scelowonkewonkembonane970 Banabo abafazi phela I most yabo but Mamkhulu uyatshelwa yimi indoda ngikufunela umsizi 🤭🤭 or ngandisa umuzi njani ubhalwe usizi nje uzowandisa kanjani hayini
Niyaphupha nina ayikho into ezovalwa uma abantu bezenzela into yabo ngokuthanda kwabo.anikhathazeki ngalezingane zenu ezimitha zino 15yrs,futh anizibuzi ukuth zimithiswe abantu abalingananazo yini.lapha ayikho ingane e under age eshadiswayo.niyokhuluma nize niyeke lokhu zikhalenjolo
Chah cha,lamakhehla most yawo uyawabon ukuthi kwanzalo,isintekenteke,so if kukuthi it about ukwandisa isbongo,lezingane bangazithathela abantwana bazo,ngob lamakhehla anazo ingane zabafana.........and let not forget ukuthi kah Shembe kugcwele inswelaboya,izinja zam'gabhadiya,igebengu....
@dbongsskhonza9933 Ingabe Nkosi ekamerweni kwenzekani yhoooo umncane ungazi niks uzozwa kuxoxwa ontanga yingakho bethi abazwane no Gogo🤭
Wuuu kwaze kwenyanyisa ke lokhu child abuse. Angithi babaheha ngemali yokuthwala
Akusiko mkhuba.. Ithandani maba shade.. Yekani umona.. Uma ungasonywa sorry usugugile.. Yekani umona. Akusiko ukuba yingane encane no 18yrs noma over 21..yrs
@@DavidPereira-wf8uo ngamanyala anobukhohlakali ngoba basike bagijimise into ezophela in 2 seconds
Yini zona lezingane ziziphonsa emakhehleni amadala kangaka Kade ngabona ngalemikhuba yakwashembe iyoo kungcoliwe enkonzweni yakwashembe
ngan yam ngaphandle nje ngokuthini 1 lento ayikudingi futhi awuhlangani nayo so akuphoqwa muntu umuntu uvuma yena hlukanani nokukhuluma izinto ezinganifuni SHEMBE IS THE WAY
Cult
😂😅😮
@Ziningi sowake wezwa ngoJehovah uNkulunkulu ophilayo?Lo owadala izulu nomhlaba?
@@julietkaunda9600 wena sewake wezwa ngo Shembe uNyazi lweZulu umuntu angagxeki inkolo yomunye umuntu mina ngilunge langikhona nawe hlala lapho uhleli khona
Ngebhadi nangeshwa ngeke livalwe isonto sizokhuluma niyoze nikhàthale
Nihlushwe yini ngempela ngoba abashadayo akekho kbona onenkinga inina nje eniphaphayo phumani endabeni ekngezona ezasemakini
Umntu u xakwe zinto zakhe ozoxoxa into ye cawa angayaziyo . Umbuzo wam banyanzelwe nha ababantwa ukuba ba tshate if not case closed. Ingxaki itshu kuthi nguwe or nabanye ke
Ukuthi nikhuluma ngoba ningazi Lezi zingane aziphoqwa zisuke zithanda,kuncono ukushada ikhehla kunokudlala Lezi zinja zabafana ezingondli zibaleke
Shembe its not a church but a cult, why r all saying sikhuleka kubabu shembe 😏😏ten command mends unkulunkulu wathi ninga khonzi abanye o Nkulunkulu ngaphandle kwami. Kodwa nina nibhizi nikhonza yena
Kulelisonto nje kugcwele iyigebengu neyikhohlakali, babulawa inkanuko😢😢😢
Nabazali balezingane bakhohlekele bakhathalele imali qha ngenxa yendlala nje manje abasenendaba nempilo yezinganezabo
Cc okokuqala nje usuwrong kulento oyiqalalile uhlanganaphi wena nalento .nina nithandana namakhehla anemali langa phandle musani kunaka indaba zabantu
amanyala ...intombi nto eshad nekhehla
Akekho oshadiswa ngenkani. Nithini ngo sugar daddy laba abanidla mahhala benganishadile? Aninankinga ngalokho
Kungcoliwe vele ingane nekhehla
Yaze ysncane ingane wee bantu isikolo ke ngoba.phela ngoba phela isaphuma amabele nje Lena.
Nendlala inendima yayo eyidlalayo. Engingakwazi ukuthi zona izingane zizizwa kanjani ngalento. Akubukeki kodwa, uhulumeni kufanele angenelele.
Nihlanganaphi Nina🤫
My sister your channel is equivalent to TV, your catching topic is disrespectful... Angsonti at all, but let's respect other religions and other people without disrespecting them, bekumele maybe sithi *kungabe isonto lakwaShembe lisenza okuyikho ngokuganisa izingane nabantu abadala?... Don't be disrespectful my sister if you wanna have your channel for too long... A group of Shembe can take you out
Religion yamasimba fuseg
Take her out kanjan?........ she's speaking her mind,and if umuntuh egxeka awukwaz kuthi umutshele ukuthi agxeke kanjan......if umuntuh okhuliswe ngesintuh,utsheliwe ekhaya ukuthi,akathole umfazi uzomutholela ingane eningi,so umfazi omdala or osekhulile,anek akwaz ukuthi akunike ingane,on the other hand,if ukhule ngesilungu,ukhule utshelwa ukuthi akukho right ukudlala or shada ingane......so untill sihlale phansi sibonisane ngek kuze kushintshe
❤🎉
Banamanyala kavede abantu baka Shembe🤣🤣🤣🤣ikhehla elidala eligibela umzukulu wayo🙆🏿♀️🙆🏿♀️🙆🏿♀️🙆🏿♀️🤦🏿♀️🤦🏿♀️🤦🏿♀️
@@Favoured7880 🤣🤣🤣🤣🤣 Elomzukulu
Ukulala namanigerians khona kuyini?
@@samukeloisaac7416 Ulala nawo yini nawe or umawakho or usisi wakho or intombi yakho nako une sure hayibo musuziveza wena
Lalelani uma ningasazi ukuth nizokhuluma ngani thulani du✌KwaShembe akekho noyedwa umuntu ophoqwayo ukuth ashade nobani bashadana ngoba bethandana phuman emaNazaretheni
Exactly
Cha liyadina lelisonto lihlukumeza ilingelo lezingane 😢
Kanjani azibanjwa ngenkani nje mazibhema ama drugs ilungelo right zisuke zivumile ukugana special isthembu
Akeze azositshela ucabanga ukuthi kwa Shembe isezilimeni wena
Asihambe siye kophuza lesosdakwa vele sikhulunyiswa ijiki leli elihcwele inhloko izingane zazo zizala zino 12 years nithini ngazo kwaShembe ayigani ingane engansi kwa 18 ziyokwakha imizi
Eyangakith yagana Ina 16 years 😮😮
It's my first time on this channel.
Uma ubufuna ukwenza isendlalelo sokuthi uShembe nokwenza kwabo kusukaphi? Musa ukufaka imizwa yakho, asizwe indaba, sizijajele. Angikwazi ngisho ukuqeda ukulalela loludaba.
Ezinye zazo lezingane zisuke zijola nawo lamakhehla,azikhetya nje zisuke sezikade zazana nawo🤞🏽nemali yamakhehla sezayidla futhi🤞🏽
Kuvumelekile futhi ukuthi ontanga beganane and kuyenzeka❤
You annoying wena admin, if ufuna ukwazi izinto why ungafunanga umuntu osota khona akuchazele kahle ? Enye into we don't need anyone's approval of anything.
😮
Abaphoqwa ukuthi bashade nabantu abadala basuke bevumelene, sicela ungakhulumi into ongenalo ulwazi lwayo
Nididwa izintshebe nesihluthu kuvamise ikwenze ubukeke ugugile
Lo mfana akamdala inwele netshebe qha nama Muslim ayaba netshebe
Anginankinga nenkolo yamanazaretha kodwa le yokuthi uthi umdala uyibona kanjan ingane engaba umzukulu kuwe ngeso lokubona umfazi sies mani ingane ingane nje wena umzali kufika kanjan nje ukuthi ubone umfazi
Nifuna zilale noDriver wetekisi namaBlesser, nifuna zikhulelwe udede zingakhokheliwe. Uma zilala namashende enu zizalele ekhaya. Abantu ababulala izwe yinina. Nathula umengameli wenu ethi umntwana Uma esena 13 usengagana. Into eniyaziyo ukubawuza Lana kuFacebook
ITHINK I CHOICE YAZO INGANE UKUSHADA MAKHELA NGOBA AZIBEKWE SIBHAMU 😅😅😅
Mina ngikhala ngokubhimba kwe Host yeChannel, her disrespect is unnecessary
Ayikho disrespect Lana.. lqiniso lelo alikhulumayo. Ngamanyala ukushada nomzukulu wakho. It's nonsense. Bengisonta khona, but ngabona ukuthi 😅akulona ibandla... Yibufebe bodwa nje.
Umuntu mayekhuluma iqinisi it disrespect
You are sick in your head for saying that
La uqeda iskole sushadile vele😂😂😂 sunomuzi wakho
🙆🙆 yoooooo weeeee hay ngekhe...ibobosi elinje
I had a cousin I remember we were in school,she was supposed to quit school coz she was married to an old man, their marriage didn't last the girl ran away
Naka Indaba zakho cc kuyokusiza lokho😂😂
Lengane yengubo brown ayinawo ngisho amabele ima isahlosa
Mncane kakhulu nkcym
Sometimes we as good people should respect each other and lean to mind our own business(uzivumele yena umntwana futhi isinqumo sakhe lesi asikuhloniphe lokho
Ayagqaba lamakhehla kunani kanti ukungashadi akusilo ichilo ukugugela ekhaya , akekho umzali ozala uskhotheni , kuyinhlamba lokho soi musani ukugxeka ngoba nithi umuntu uyazikhethela uskhotheni wakhe cz nalamakhehla angoskhotheni nawo
Amasonto enu enzani wona akekho umuntu ophoqwayo ngokuganana
Kahle kahle awunayo iright yokuphawula la muzaliswe washiywa, wangashadwa 😂😂😂noma uzalise wangamushada umuntu wakho, wamlaxaza.
Kahle kahle nawe admin, awuhlangene nalento oyikhulumayo Awu focus kwelakho isonto 😅
Kufanele benzekanjena angani abafuni amantombazane asontakhona agane ngaphandle ngoba befuna ukwenza amanyala anjena nmina okoke ayenze kweyami ngomgila igoda anginayo ingane eyodlala umdodovu walamakhehla akhohlekele kwashembe kwakungeniena bengakakhothami obaba umqali wendlela kuyalena lodontinwenzekanmanje kulelibalandla
Ubuhlungu lento ukuthi izingane zizonukelwa ngmakhehla nje
😂😂😂😂😂ziyathanda nazo zikhombisa ukuthi azizi lovee😂😂😂
Kshut uyalazi ikhehla wazi nokut liyanuka
Bake ba complainer kuwe? kuthi kubuhlungu yini?
Akekho nje noyedwa umuntu ophoqa omunye uShembe fth akahlangani ukuth abantu benzan bayawazi umthetho
Inkulumo lomjendevu omdala le okade edayisa ngenkomo kanina
They are forced these are kids
Wowoo! Lalelani la abantu base Afrika isithembu lusiko lwasintu sakwantu nina enikhalazayo ningabantu laba abathi abalaphi bendabuko ama witchcraft musani ukuhlanganisa isintu nesilungu
This is evil and cruel😢
non of your business
Mina lelisonto yonke into eyenziwa khona angiyiboni Kahle lezingane zisazozijolela nontanga lemidodovu inoshukela futhi
Inoshukela wake wayikhotha yini?
Ikhehla liyishela kanjani ingane engangeyakhe zizoqomana bese ibizwa ngamagama aybo akuliwa bakwethu aylungiswe kahle amakhehla akadedele inhlalisuthi
Try and close the church and see ukuthi nizophumelela yini akekho owake waphumelela kwahluleka amabhunu
Mahle lamakhehla ngoba ayalobolaaa😂
@ZaneleSithole-x1h Yhoooo Lololaring or not mtase yhoooo
Lezo zingane zisuke zizivumele futh niyakhuluma ngoba kungesonto,ziningi ingane ezincane ezijola namakhehla amaPakistan namakhehla abelunga kodw anikhuzi kunalokho nibuza ukuth babathathaphi ay anisiyeke
Amakhehla a khathele kwenzakalani
Angisonti khona but alikho isonto okuthiwa Kwa Shembe, futh ayikho inkosi Kwa Shembe okuthiwa umqali wezinto .. uthi Abantu bengaz ngama feelings but wena wenza le video yakho ngama feelings...
Maningi ama mistake okule video yakho, kuyacaca ukuthi wenze video, ungayenzeka iResearch....
But angisoli vele awuna content, yingakho ukhuluma nangoma yini.
Abadlwengu abantu baka Shembe🤣🤣🤣
Nikukhohlwe kakhuluke elokuvalwa kwahlula onyoko okunye lezingane zenu ezilala namashende enu nama blesser why ninga deal lalezo nkinga enibhekene nayo neMqhoyiso anikaze niyinuke ziyamitha anazi nokuthi iNkomo ka Mah yasalaphi... umuntu oganayo uzenzela yena I choice ukuthi uthanda bani
Liyabheda lelibandla , ligila imikhuba , wumsangano Lona . This is child abuse . Bathini abazali ngalensambatheka ?
umbhedo uwena
Awazi ukhulumani. Just shut up, ayfuni wena leyo!