Kanti bafwethu maningazi sekusho ukuthi akenzi yini. Zamani ukuthola nizothola okwenziwa uShembe. As for Max kanti wena awumfuni nke uShembe manje sewifuna akwele something. Uyifuna kanjani into yomuntu ongamfuni. Wena ufuna ukuzishaya isifuba ngento ongamfuni. Usho kahle uthi wakhe lwa imizi akazakheli. KantuShembe uthwele icala lokondla abafelokazi ayi sudlangaye ke manje. Umsebenzi wakhe ukuhola ibandla lamaNazaretha usengabenzela ke okusemandleni akhe kodwa akusiyimpoqo.
Ntombi madla .noma ungawu buza umbuzo koku qala nje u shembe u ngu nkulunkulu noma unga khuluma okurhandayo yikho ufakaza ufakazela u makhanya . Nifunani ku shembe u jesu yena wankwenzelani wayo khetha u shembe u jesu wenu yena wenzani NAMI ngiyabuza
Dedicated to Mr Max Makhanya His holiness Nyazi lwezulu has helped a lot of poorer family including myself, His Holiness had helped a lot man to revisit to family teachings which includes morals, Respect integrity and mostly to respect our culture which is fundamentally to identity, well-being as the Zulu nation . May his holiness Nyazi lwezulu grace remember your family Mr Makhanya even your Elderly family, His grace is enough.🙏🏿🙏🏿
It looks like is a brilliant question,but all those things can be considered by abafundisi committee to engage with such question not inkosi Yama Nazareth as such
Ukuba ubuphila ekhanda ungenawo uthayela ekhanda be ngizoku phendula. Manje inqondo nekhanda awunalo. Shembe akusiyonkolo yakwamakhanya. Wena kini ubenzelan awuqal uphendule yini umsebenzi ka Max Makhanya South Africa? ANGIBONGE ITHUBA
Bathathe Max..hlala kubona Max ungabayeki..bonke bahlulwa I Mk.ifikela nje I Mk ka Msholozi noma abezindaba beyiziba.kodwa imisebenzi siyayibona.ku Mk..I always pray for Mk to lead.
Haycha uMax ubuza iqiniso lana yazi ningamthuki scela iympendulo even though iqiniso libaba 😢😢🎉🎉
Hhayi chabo khona bandla uqinisile lombhemu masishiye nje ukuthi iqiniso liyelumela ngempela ngempela uShembe njengebandla elikhulu kanje laseMzansi yini abayenzela isizwe sabo njengoZulu okhonza uNkulunkulu ngeqiniso.😂😂😂😂😂
Hhayi abakuyeke UYINDODA EMADODENI,ngik wethulela isqgoko,yonke lento oyikhulumayo iliqi iso elimsulwa.Sebezokuthuka bakusongele bakuqalekise.PURE TRUTHS.YOU ARE A MAN,MAY GOD PROTECT YOU.Kepha Umqaliwendlela,umsunguli walelibandla,wayenganjena,sengisho owalihluphekela Kanzima lelibandla,elala ezintabeni nezilwane,ngisho owathunywa uJehova,izinkinga zaqala sebezibekela owabo OSHEMBE ukuze bazuze,bamqhoqhobale.NGESIKHATHI BAKHA LEMIZI BATHOLA AMATSHONTSHO.BANEMIZI NGEMINIKELO YEZINTANDANE NABAMPOFU,BANEZIMONTO:"IFA LEZIWULA LIDLIWA ZIHLAKANIPHI."
Yini indoda?
@slulu7352 INDODA UMUNTU OKHULUMA AMAQINISO,NOMA KUBANI,ENGACHEMI.INDODA UMUNTU OKHULUMA IZINTO EZESATSHWAYO UKUKHULUNYWA,THAT IS A MAN.SEBEFILE BEKHALA ABANTU KUSHONE UNDLUNKULU UNANDI,BESABA ILEMBE,KWABA NOMUNTU OWAMQONDA NQO UNODUMEHLEZI KAMENZI WAYOMKHUZA EMKHALIMA UKUTHI BAYAKHALA ABANTU,KWAKUYI NDODA LEYO,NJENGAYE UMAKHANYA
🤣🤣🤣🤣🤣novel yakho uchaza umsangano🤣🤣🤣🤣🤣
@@CelumusaRadebe-j1l pure zulu comments n stupid 1.....kuyobe uyi mkp
@@CelumusaRadebe-j1l pure zulu comments n stupid 1.....kuyobe uyi mkp
Angeke ikwazi ukuthula lensizwa, seyadlula ngokukhulumela safuthi🎉
Angimuthandi uMax but lana ushaye eskhonkosini ubuza iqiniso yin ayenzayo infacr uyakhelwa ethengelwe izimoto abantu abaswele
Kwelikababu Shembe uMakhanya uqinisile nawanje amasulumane ayaxhasa ezikoleni ayzakha futhi izikole Kanti ikuphi ngempela ongakukhomba uthi nakhu okwenziwe uShembe okungenani nje kuthiwe nawu owakhiwe uShembe noma iskolekenje esifundisa ngenkolo yakwaShembe okungadingi ukuthi uze ukhonze khona seningamsola nje umfo kaMakhanya ukhuluma uqinisoke la Amen🙏
Bathi asiye ku google siyobheka siyeke ubodomu singal9khu sibuza umbhedo😅😅
Awu mfethu shukuthi ulwazi awunalo. Thola ulwazi mtaka baba Unyazi lubakhele abantu abaswele imizi eminingi. Zolo nke eMsinga uhlabe isoyi lesikole siyakhiwa kumanje. Kumanje eNanda sikhona isikole. Kuningi. Awu shame nhezikhukhula wawahambisa ama food parcels. Mhlambe maningangena kuma group akhona nizobona bakithi. Amen.
Kanti bafwethu maningazi sekusho ukuthi akenzi yini. Zamani ukuthola nizothola okwenziwa uShembe.
As for Max kanti wena awumfuni nke uShembe manje sewifuna akwele something. Uyifuna kanjani into yomuntu ongamfuni. Wena ufuna ukuzishaya isifuba ngento ongamfuni.
Usho kahle uthi wakhe lwa imizi akazakheli. KantuShembe uthwele icala lokondla abafelokazi ayi sudlangaye ke manje. Umsebenzi wakhe ukuhola ibandla lamaNazaretha usengabenzela ke okusemandleni akhe kodwa akusiyimpoqo.
Laphaya kwamashu izingane bge break zidla ekhaya lemiphefumulo nalokho akwaziwa njalo. Mhlampe nisalinde media ukuthi initshele.
@@MelusiNkabinde uholelwa ubani UShembe noma kunemali aythola kuhulumeni?
Siyabonga Max wathi khumu eNdlunkulu. Why ubuza ngoShembe? Why ungabuzi nge-Methodist? ZCC? Apostolic church? All the Zionist Churches? Hlukana noShembe!
Akuvumelekile ukubuza ngo Shembe? Kuvumeleke ukubuza ngeZCC, ngeMethodist, Zionist etc????
Usiza abantu abagulayo njengawe hamba kuye uyocela isimilo uze ukwazi ukwehlukanisa izinto
😂😂😂
😂
Max asked about practical things to give back to comunnity,akuliwa,abantu sebelw nom isding singekho
Phendula okubuziwe
Phendula umbuzo
My question exactly, abaphendule, bangamthuki uMax 😂😂
@@prosibambo4236 sithi uNyazi lwezulu luyakwenza konke lokho uthi asphenduleni
m.ruclips.net/video/KvtCdufeVik/видео.html
Im getting to like this boy
U like nonsense
Me too❤
@@bongumusaprince6171 ngenye imini koba ngumntanakho oyokwenza nje angiboni ungenwa luthando lwakhe ngaye kodwa alahlwe nguwe kuqali yizwa nje abamaziyo wabeka unina isandla Antonio leyo ukuphithana kwalo ikhanda uyagula u max
UMax ulala aphenduke Ngimnika 7days uzobuya akhulume ngesilo😂😂😂😂
Vele uyagula lo ngenqondo
Hayi ngempela akuphilekile kahle.
Ngapha abalandeli bakhe bayazihluphekela nje, what kind of god is that?
@@MichaelMthiyane nakuye ujehova sebawoti zingangozulu eya emakheni izihlupheki kunokuba kube ngcono lusizi Mina angilazi iphala kodwa idolobha nedolobha kuyanyamfuka
Is Christianity about getting rich?@@Jetros-p7e
Ay lo bhut uyazwana nokukhuluma yoooooo kazi indoda kabani 😢
Uyagula lomuntu kukhona okungahambi kahle ekhanda lakhe Uma bengamlungisi abakubo uzoyokwelusa amadada amazinyane azogida phezu kwakhe kungakudala
imfazo kabani😅😅😅 ayikhondoda ekhuluma so
Wamuhle umbuzo ,ngoba ngisho nabasonta khona benezwhlakalo like natural Disasters ,izindlu ,iypontshi ,indawo yokuhlala ,izanywa uHulumeni ,kodwa bona bathi BanoNkulunkulu ohambayo,why angabasizi ,Umukela izinto kuphela nje yena abamupha zona😮😮.
Khuluma wena max sokweseka😅😅
Awukho 😅😅
Izilima vele ziyohlale zisekana
Nangu umsebenzi ka Shembe, : ruclips.net/video/KvtCdufeVik/видео.html
@nkosinathishozi293 Thanks bafo engage ngeke akwazi lokhu lommhapheyana waka-Makhanya owu-Max awufune kwazi vele into ayaziyo ukugxeka kuphela
@@nkosinathishozi293uyayekwa umuntu onjena akanakwa,myeke ashe
We Makhanya media ngyakuthanda uyezwa ngiqale ngadideka ngawe kodwa manje ngyakulandela 👋👋 dankoo yini msebenzi ka Shembe umile umbuzo
Ntombi madla .noma ungawu buza umbuzo koku qala nje u shembe u ngu nkulunkulu noma unga khuluma okurhandayo yikho ufakaza ufakazela u makhanya . Nifunani ku shembe u jesu yena wankwenzelani wayo khetha u shembe u jesu wenu yena wenzani NAMI ngiyabuza
E k.z.n nibulala ka khulu abantu . Ende u shembe akusiyena owama Zulu owa bantu abamnyama
Maniqeda u kubuza ngo shembe .NAMI ngifuna ukwazi ngalo jesu wenu ukuthi yena wenzani ku bantu abamnyama wabenzelani
@@lydiamokeki5907uyedwa uNkulunkulu uShembe umuntu ofana nam nawe futhi uyofa ngelinyilanga akasoze waba uNkulunkulu.
Ngezwa kuthiwa wake waba sengozini yemoto washayeka ekhanda bamfakela uthayela.Kushukuthi ubuye aphazamiseke ngokomqondo.Akekho umuntu o normal okhuluma nonstop okhuluma ngayo yonke into ephansi komthunzi welanga.
Akana coma akana ngqi noma ehishwa amathe amhisha epoporoza aqhubekele phambili.Ay khona😅🤗❤️
Ungihlekiselani kodwa. Noma ese hisheka uyaqhubeka nje uyaklabalasa😂
🤣🤣🤣Uze athi "ncaaaaa" enambitha amathe Weeeeee 🙆♀️🙆♀️😅😅😅
Usiza abantu abagulayo njengawe nje ushembe
Which basically means nawe awazi ukuthi usiza ngani… true or false??
@@sfundasfunda5846 ngezimbuzi ayi mahala Uma ungenayo imbuzi awulutholi usizo.balukhunu ungafunga kuthi baphethe izikhiye zezulu
😂😂😂😂😂@@MgazI-M
Great questions indeed. Nami ngifuna ukwazi ukuthi yini umsebenzi kaShembe emphakathini 😂
Dedicated to Mr Max Makhanya His holiness Nyazi lwezulu has helped a lot of poorer family including myself, His Holiness had helped a lot man to revisit to family teachings which includes morals, Respect integrity and mostly to respect our culture which is fundamentally to identity, well-being as the Zulu nation . May his holiness Nyazi lwezulu grace remember your family Mr Makhanya even your Elderly family, His grace is enough.🙏🏿🙏🏿
Nangu umsebenzi ka Shembe, : ruclips.net/video/KvtCdufeVik/видео.html
Ayi Luka bengakuzonda abangakuthandi kodwa ayi uyabeka mfoka MA khanya man
Angasasho lutho Max Ndini... Thula kuyoze kubuye inkosi Jesu. Siyabonga. Max idemocracy ihamba nenhlonipho. Silo sakho lesi. Uthanda ungathandi. Abantu kulungile babhadalwe ukukhuluma.. Hhayi kucekela phansi isithunzi sama khosi. Asivumelani nalomsangano. .. Bayede Wena WoZulu Ndabezitha. Nkhosi.
Hlanga lomhlabathi Bayede!
Khuzani uMax angagamanxi indawo zonke. Lokhu sekumfakele isigcwagcwa esizomenza evikane nabantu angabazi. Lokhu ukumhlohla kwethu kuzomubulalisa. Senizolokhu nithi ke uqinisile uqinisile ebe ebeka impilo yakhe encupheni.
Wemukela amaDonation kuRamaphosa noMotsepe namabhunu😢
Umuntu onge MZulu akathule ukuphawula indelelo ngeSilo sethu Sikhathele ukudlelwa izizwe lo othi iSilo isilwane ngoba akasiyena umZulu ngeke asizwe isiZulu nathi ngeke siluzwe ulimi langakubo Ngakho angaphinde athi iSilo isilwane
Inkolo nombuso nakho nje kuphethwe ilohulumeni wenu manje izokwenza kuphi😅😅😅
Khona uyakhuluma kodwa ehlise inhlamba uthuka kakhulu manje akusezwakali ngisho ekhuluma iqiniso
Makhanya mfethu nami ngiyazibuza lowom'buzo ukt lenkolo angikaze ngizwe lutho okuhle ngalo engikwaziyo nje ukt uyamukela kuphela akaxhasi lutho nonya nje engilibukayo makuvezwa izinto abazenzayo uguqele enyindoda phambi komkakho lapho uhamba ngezinyawo yena ufakicathulo usemotweni wena uhamba ngezinyawo
Syabonga inhlaba ndoda ingekho. Abaphenduleke
Makhaya kuwo wonke amabandla eliyi target kuwe ibandla lama Nazaretha ngishaya izandla
Lomfana unabo ubulima… okukaShembe ngeke ukubone munganawo amehlo. Thina esisendaweni yakithi emaQadini syawazi amagalelo lulezigameko ozibalayo nosuzibalile
Ikhanda lalomuntu linothayela
Shembe aka Report kulento bafo ayhlangani no Msebenzi kaShembe lento
Umuntu ofananawe u Mdu niyamcebisa kwaphela while you in poverty
Isiphukuphuku lento nalezilima ezimfakazelayo
I'm not zulu but this is true
Iyakhuluma lensizwa yooo.......kdwa la ngathi ishaya khona mpela le umbuzo umile nami ngifuna ukwazi ngoba naso isilo msebenzi waso angiwazi kuhlezi kunezimpi KZN angikaze ngizwe kuthiwe silamulile .....
100% Sphila ngoNyazi hlehla lapho mfana usemncane isthebe sokhokho nobabamkhulu leso indaba kaShembe ijule kakhulu boy hlehla nje kuyona gene nawe
Ayikho into enjulile umbuzo uthi Shembe usiza ngani?
@@bongumusaprince6171Ngzolinda nawe lana
Yini ejulile ngobaba uShembe? Mina ukube ngiyazi ngabe ngiyasho ukuthi uwenzelani umphakathi njengoba uMax ebuza. So impendulo yakho ithi iqhaza alidlalayo emphakathini ukujula or kujulile?
ufunani la emzansi awuhambingani uyohlala khona e Rome pho
😂😂😂😂as for hamba e Roma😂😂
😂
Wasizanje naye ngezikhukhula sikhona neskole sikhona onyazin inina eningazi ebuhleni home Leya
But uqinisile mam andiwuboni umsebenzi waloshembe ngoba zenza unkulunkulu engeyena suuuka gedeeee😂😂😂😂
Ngicela uvele uthandaze manje ucele uxolo kuShembe ngoba isqalekiso ozibizela sona koba nzima ukusisusa phezu kwesizukulwane sakho kungcono uthule ungasho lutho kunokuphendulula into ezokukhalisa ngenye imini sebengasekho laba obajabulisa la. Kukuwe kodwa mina bengikuxwahisa 🙏
Nangu umsebenzi ka Shembe, awuwazi? : ruclips.net/video/KvtCdufeVik/видео.html
🙏🙏
@@PURIFY2244kungaba kuhle uma uShembe ekwazi ukuletha izibusiso kungabi ukuthi uletha iziqalekiso kuphela kubantu
Yebo uyabasiza but uyanikela akenzi maHala
Ngiyakuzwa mina mfokaMakhanya,othi akezwa ongazwan neqiniso,abantuke bayalxhoba iqiniso bahlal kulo.imbuzo nje eding impendul hhay impikiswano
Sengisola nokuthi waqalekiswa ngokukhulukama njalo uyoze eyofa ekhuluma
UShembe wathunyelwa ukusindisa imiphefumulo yabantu abalahlekile ukuthi ingene kwelizayo
Akusiko lapha kuphela izwe umuntu aphila kulo
Angasikhombisi ubuthutha bakho ebaleni
Ubugihle unuthutha bakho
Uma ungazi hamba endaweni kaShembe bokuchazela umsebenzi wakhe kunokwenza umsindo kuUtubbe
Nawe uphila unomphefumulo, AmaRoma afika adukisa umphefumulo wabo khokho bethu
Umsebenzi kaShembe ukulanda ekwedukeni lowo mphefumulo odikileyo
Owasilahlisa indlela okhokho bethu bebakhonza ngaye Unkulunkulu
Eiy kodwa Bhuti yini kangaka.uShembe uyasisiza thina esiwaziyo umsebenzi wakhe sisuka kude nalenkolo
Ukube ubuqale kanje bengizothi ukhulume iqiniso kodwa konke ngeke kusezwakala uqale ngokudelela Uma uthi lomuntu wenu usho isilo ucabangeni ubhaka uke wazama ukuyihloniphisa inkulumo yakho kodwa awubonanga waze wathi baningi abantu ababulawa zinkabi kodwa zingathengiwe ebese ziyombikela lo okade umnyathela lokho nje ngibonile ubhaka uyawusebenzisa umqondo azokubhadliza amanazaretha ngeke alinde isilo musani ukuvuma nikhokhelwe abantu ukunyukubeza abantu kuyabonakala usebenzisa isibongo somendo kamame wakho
Syabonga mfokaMakhanya ngokuzidela ukhulume amaqiniso
Wena uyagula manje ushembe ushembe awazi nokuthi ubani nothuka nonkulunkulu ngokungazi.
EFM Economy Fredom Makhanya, sikuthume phalamende manje Mesweli mfanomdala😂😂😂
Ingxaki mhlekazi umakhanya wena uthetha ukude uba ungasondela eBuhleni ubuze khona ndiqinisekile ungayifumana impendulo malunga nalombuzo wakho owubuza ngoShembe mhlawumbi kunizi ongakufunda malunga nalombuzo wakho nezinye izinto imizi endiyaziyo mibini eyakhiwa LuNyazi isakhelwa abantu kodwa ngenxa yoba ukude uyohlala ubuza sondela ngoba uNyazi aluzibiza wena xalusenza isenzo esihle enkosi
Ngoba usathukana hamba uyekhona kwaShembe uyobona izimangaliso. UShembe akekho ngaphansi kwezinhlamba zakho. Mhla wahlangana noShembe uyobona-ke.
Inkosi mayikuphe iso likamoya uzobona usizo lwayo konje okusiza abantu kuvela eNkosin but ngesinyama ngeke ungizwe
Yahlanya wen
Nangu omunye ozofela emanyaleni ei ngiyazisa ngalo mfana😂😂😂
😂😂😂
at least uzofela inyani ,what about you?
MfokaMax Makhanya okunye wothula ubuke nje ngoba iqiniso alikho ngisho eNdlunkulu kaZulu seluyolamula izidalwa okunye ndodana khohlwa indaba yamasonto abaqola izihlupheki ngoba ayanda amaqola ezinkonzo ezilahlisa abantu amasiko abo kodwa zifune umnikelo omningi bayosha emililweni ekugcineni.
Abamkhuze akabhuti na cc namama nababa lomfana okhuluma kanje kubahlonishwa
Uyisidalwa sikaNkulunkulu uyamukela kanjani imiphefumulo yabantu abafayo uJehova kuphela owadala abantu bonke wabaphefumulela ngomoya wakhe yingakho kunguye owamukela umphefumulo womuntu.Angivumelani nawe ngalokho 😮
MfokaMakhanya ake uye kwaShembe uye kuye,ufike uhlale naye umbuze .
Mina ngibona sengathi unokuhlambalaza uma ukhuluma esidlangalaneni .Nembuzo onayo nginesiqiniseko uyophenduleka.
Nodaba lweSilo ngembono onayo, ake uye kuso ,ufike welekelele lapho ubona khona amaphutha ulungise,kunokuthi umemeze ngalendlela oweza ngayo angiyeseki.
Futhi wena njengomZulu ,nginesiqiniseko wakhuliswa kahle ngenhlonipho lapho Ozawa khona.
Ngeke amubone ngoba ugadwe ngezibhamu nina nigadwe yizotikha zakhe
Yini umsebenzi kaJedu uwusiza ngani umphakathi?
Zizokweseka phela ezdunyelwa njengawe
Yazi ningafuni ukwazi into enganifuni okukaShembe nomsebenzi wakhe phumani kusekuhle lapho
Yey,musani kuhleka umuntu omdala ezilulaza.
Ukuye khona ukuyonikela kwashembe uze ubuze lowombuzo
Ikhona yini imali oyifaka kwashembe
webhuti uze ubuze lowombuzo
Angiphenduli kodwa sikhathele ukushoshiswa yini!uShembe wanidlelani ngoba akaphoqi muntu ukuthi azokhonza eBuhleni.wena ndoda obuzayo uzophenduleka ungajahi
Ushembe uqoqi mali nje mina engakubona????
Zulu people should not stop this guy because he's vomiting truth....but it's sad because ke now also us we listened but we ain't nzulez😢😅
Mfoka makhanya ushembe wakhe ikhayalomphefumulo umuzi okwamashu wokugeza okhokho bethu awuke uyekhna nawe khna kuzogezwa laboskhotheni bamakhehla akini akulwisa nezihlalo ezinkulu ushembe nesilo phuma kubona
Uyazuza lapho umax ukhuluma ngoxhasa mfoka khawula
uneqiniso Koda ntwan 😅😅😅
Let Shembe leaders answer your question our question 😂😂😂😂😂
😂😂😂
Ngapha, uShembe (uNyazi) lwanikela ngendawo eyayakhelwe ukuba isikole wahlalisa abantu bomphakathi, kodwa futhi abantu bawumthwala ka hulumeni, kodwa wayesiza nje ngesizathu sezikhukhula, okunye emphakathini usiza ngokuthi lapho ehamba khona emizini yakhe njengoba usho abantu bathola ithuba lokudayisa benze imali yokondlo imindeni
@@silodlomo935 Uyadoda ngoba uza nezimpendulo,awusongeli ABANTU,uyafundisa, awuthathi ngenhliziyo,Good
Myekeni apheke😂😂😂
Uyasiphilisa bandla uShembe Kanye nawe uphila nguye
It looks like is a brilliant question,but all those things can be considered by abafundisi committee to engage with such question not inkosi Yama Nazareth as such
Nangu umsebenzi ka Shembe, : ruclips.net/video/KvtCdufeVik/видео.html
U Shembe isithixo nje
Ukuba ubuphila ekhanda ungenawo uthayela ekhanda be ngizoku phendula. Manje inqondo nekhanda awunalo.
Shembe akusiyonkolo yakwamakhanya. Wena kini ubenzelan awuqal uphendule yini umsebenzi ka Max Makhanya South Africa?
ANGIBONGE ITHUBA
Shembe yi scam qaphela wozaku Jesu
Bathathe Max..hlala kubona Max ungabayeki..bonke bahlulwa I Mk.ifikela nje I Mk ka Msholozi noma abezindaba beyiziba.kodwa imisebenzi siyayibona.ku Mk..I always pray for Mk to lead.
Yadakwa Wena mfana ka makhanya ziningi kangaka shembe njengoba Abantu bezikhula abathatha wabahlalisa endaweni yakhe waphinde wabondla wafuna Abantu ababekhekela usuku nosuku ngisho hulumeni wakho akaze akwenze lokho ziningi Kabi izinto ezenziwa inkosi unyazi lwezulu usuku nosuku ebuhleni kuphelelwa Abantu ayi amanazaretha kuphela woke umuntu Thanda ukukhuluma wosendela eduze bone ngakhokothi ukude ngeke Shembe ehambe ekhuluma ukuthi sengenzele Abantu ukuthi Shembe akakhothi njengawe Wena Mfana ka Makhanya lokhu khuluma izinto ongazazi ngoshembe hambo buza abase duze naye abangasiwona Amanazaretha Baku tshele ukuthi Shembe sizakanjani
Nimkhonza ngampela nje u Mdu hhayi khona niyamcebisa nizihluphekela cha anisile.
Max uhlalaph yena ongazi kuth uShembe usiza ngan emphakathin? Kuneingane ezifundiswa uShembe. Akushuthwa konke ngoba kubalekelwa nesithunzi salowo muntu osuke esiziwe ngaleso skhath
😂😂😂Yey futhi ngoba
Ngicela kubona umuntu oyedwa oyi nazaretha onenhliziyo enhle
dololooo
Cha muhle umbuzo mfoka maKhanya
Akaguli ukhuluma amaqiniso ninjalo vele iqiniso anilifuni
Yeyi uyindoda weMakhaya...yonke lento yakho yokukhuluma iqiniso...bengakuzonda bekuzondela iqiniso ngoba vele siphila ezweni lamanga sifuzwa amanga
Inkinga lomfana if esethwele umhlabathi ngesifuba kyoba buhlungu ngoba phela abantu abafuni ngenkosi yabo
Hmmm lomuntu uhlala kuphi kanti ?
UShembe bht kunemizi ayakhile eyayibhidlikile.
Kunabafundi abafundiswa uye ushembe.
Kunemizi elala idlile ngaloShembe
Izame letrend yakho bht mybe iyokusiza one day nguwe oyochaza
Ilokho okumel nikutshel abantu abangaz,ningalwi anibona abempi nje nina.
Le nkunzi iyefana no malema Uma Elwa no msholozi
Ayiii mnini weTV noma sungamvala manje lobhuti ucabanga ukuthi iNkosi USHEMBE umngani wayo
Wathint'Zulu udakwey'ni 😂😂😂😂
Ngisholo ngaty uzokwehlela ngezansi Max banjalo labantu bako tik Tok bahlale bexolisa
It's too.late you have dvungad the whole nation gede sidwedwe
Utawu cuma e boxini leli zoku tuna
Abantu abasonta kwaShembe bahlulwa ukuphendula umbuzo olula kanje ingoba bayabona ukuthi ayikho lento yabo.Obuka Uma bekhuphuka lenta yabo uShembe ukhuphuka ngezicathulo akahlatshwa amatshe bona balandela ngezinyawo ematsheni beyomupha imali entabeni.
Mmm thixo mkhululi kwaze kwanzima angazi nokuthi ngiphawule ngithini😢
😂😂😂😂konakele kakhulu mtaka Sithole.
Indaba yeSilo eyaso nomndeni wayo phuma nje Sphukuphuku ezintweni ezingakfuni
@@lindokuhleqwabe2523 manje lenkulumo yakho ibheke kimi noma kumnini we video angikuqondi ukuthi kungani lamazwi uwabhekisa kimi sihlakaniphi ndini ngoba nami ngiyababaza okushiwoyo kungani uzenza unqesta ngami
@FisokwakheEricSithole nxese kumnini post
Kodwa wena vele ongowakwamakhanya awuyena okwazulu😂😂😂😂😂😂wena bheka ezakoMakhanya😊😊😊😅
Uzofaka ungagulanga mfana
Bazi ukuqalekisa nje kuphela.bathi uMax uzobula yini?ngoba noShembe uyafa kuthathe indodana yakhona ngoba ifa lakhona akusi into yaseZulwi.
Into abayaziyo kukusabisa abantu ngokubanikelela😂😂😂
Kanti wayethathwaphi lomakhanya ndini wazewadelela lomfokazana😮😮
Yey wena mbhum'wakho!!!!!!!
Waz wawbuz umbuzo ekfanele bawphendule labantu!!!!😂
Lo Max wenu enimncomayo uhlanyiswa yi instrument yesonto ayintshontsha la ayekhonza khona wabaleka wayoba umantshingelana.usuwone kakhulu emhlabeni nosathane ngeke nje esakuthatha ngoba nakhona uyofike webe,ushaye nabantu abadala njengoba washaya unyoko hlanyo.isqalekiso wasthola lapho.bese ke usula amasi kangcede uyanyanyisa kanti vele unesdina ungathi awuphalazi.
USHEMBE WABUYISA IZWE KWABAMHLOPHE NJE OKOKUQALA
Kahle njengoba nivota nje nibanjwe nge democrats system yiliphi elibuyile? Nifunda imfundo yobani? Nidla ukudla kobani, nigqoka izingubo zoba? Yini ebuyile kanti? Vuka ebuthongweni kholwa uthole ifa laphakade
Engabe ubaba kabani lo okhuluma kangaka uyavelelwa umakoti only if unaye
Ngoku ngishilooo if Qiniso was a Person 😂😂😂😂😂
Qhubeka wena makhanya vele iqiniso liyababa alfuneki , vele mawqondile uba nezitha inqwaba.
Wena bowuyingenangani into ekude nawe.Nawe uyaphapha.
UMax uyingabadi kanti uthini sesi waseswatini manje . Hlukana noMax ubheke iy'ndabazakho .
😂😂😂ngihlekiswa ukt abantu abaningi abalwela Shembe abaseBuhleni,heyi bayathanda ukukhefuza abantu abakhonza lapho,yazi abaseKuphakameni,Ginyezinye etc ngeke behhewula umuntu okhuluma ngoShembe kodwa laba baseBuhleni bayathuka,bayaqalekisa,bayashwabulelana njllo😂😂😂haisuka ayikho lento!!
Nangu umsebenzi ka Shembe, : ruclips.net/video/KvtCdufeVik/видео.html
Ngeke uqhathanise abantu abawu 200 nabantu abangabaleki
@@thandokwakhespele878 usuke ubabonaphi ukt bawu-200?wanephutha nje umdala
Good question brother
Ungenaphi lapho wena
Uze sohlala ufake ema bullet proof ufelani yehhe inkinga yakho ukhuluma kakhulu.