Ukuphupha ugqoke izingubo ezimhlophe |

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 фев 2025

Комментарии •

  • @zandilenduli2891
    @zandilenduli2891 Год назад

    Siyabonga baba uma imhlophe kodwa inebala.lokugcola unqaba kuyigqoka kuchazani

  • @NomusaSthembile-ck8ue
    @NomusaSthembile-ck8ue 7 месяцев назад

    Amen pastor kuchazani ukuphupha ubophela izindwangu ezimhlophe kumagatsha esihlahla.

  • @thandomoyo3783
    @thandomoyo3783 7 месяцев назад

    Ngyabingelela pastor ngithemba uphilile.Ngcela ukubuza kuchazani ukuphupha ugqoke ingubo enhle enkulu elomsila ehuba phansi engathi yilezi ezigqokwa ngo saziwayo ku red carpet. Ibinhle kakhulu lami ngiyithokozele njalo udadewthu engitshutha izithombe

  • @BonisiweMkabela-bq5py
    @BonisiweMkabela-bq5py Год назад +3

    Ngiyabonga

  • @jabhilezwane1432
    @jabhilezwane1432 Год назад +1

    Mkhulu ngiphuphe ngishonile,ngisebhokisini and kodwa ngikhona futhi ngiyaphila...ngithi kulaba abangibhekile ebhokisini...ngicela nimfake ingubo emhlophe hhay le Jean neskipha.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад

      Please check this video below,
      Filename
      Ukuphupha ushonile
      Video link
      ruclips.net/video/O-1P-GcSyvA/видео.html
      It might be helpful.
      Stay blessed.

  • @siduduzekilendlovu5636
    @siduduzekilendlovu5636 3 месяца назад

    Ninjan pastor celukubuza ngabe kuchazani ukuphupha indwangu emhlophe indlalwe esangweni ngyabonga usazophendula

  • @zanelemazibuko2571
    @zanelemazibuko2571 2 года назад +2

    Amen mfundisi siyabonga engathi nawe .ingakwandisela

  • @Khululiwe2602
    @Khululiwe2602 2 года назад +4

    Thank you for all that you do Mfundisi

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 года назад

      Thanks to you, as well.
      INkosi ithel'umusa

  • @sebenzilezondi2
    @sebenzilezondi2 8 месяцев назад +1

    Syabonga pasta wethu❤

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  8 месяцев назад

      Siyabonga ngane yakwethu,
      Uphile futhi uphumelele

  • @ZodwaSibanyoni-b5x
    @ZodwaSibanyoni-b5x Год назад +1

    Ngiphuphe iroko elimhlophe nezincathulo ezimhlophe ngiya enkonzweni

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад

      Ok, I hope ukutholile ukucaciseleka kule video.
      Stay blessed.

  • @khethiweduma3611
    @khethiweduma3611 Год назад

    Siyabonga mfundisi, utixo akubusise futhi akwandisele, Amen 🙏

  • @nelisiwenelly1279
    @nelisiwenelly1279 Год назад

    Sawbona pasta ngicela ukubuza ngaba kuchazani ukuphupha uphethe ibhokisi Lengane ngesandla uya khabo mama Uma sufika ulivula kunenkunku evuthiwe enonile

  • @MichaelKhumalo-v3c
    @MichaelKhumalo-v3c Год назад

    Hallo ngiphuphe ngigqoke ijazi elimhlophe

  • @BeautyMasuku-t3n
    @BeautyMasuku-t3n 6 месяцев назад

    Mkhulu ngiphuphe umalume wami egqoke ingubo emhlophe eyesonto

  • @SinenhlahlaMthimkhulu
    @SinenhlahlaMthimkhulu 4 месяца назад +1

    Mkhulu mngani wami ungiphuphele ngigqoke ingubo ezimhlophe bese ushayiswa imoto

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  4 месяца назад

      1. 1. *Uma uphupha imoto; * wuphawu olubi uma ikushayisa; lusho ukuthi kungenzeka kumele uqaphele ngoba kunelumbo elenziwe yizitha zakho lokuthi ushayiswe yimoto.
      2. *Uma uphupha imoto; * wuphawu olubi uma ikushayisa; lusho ukuthi izitha zakho ziyakugadla ngemithi emibi futhi enamandla ngoba zizama ukuphazamisa impilo yakho.
      3. *Uma uphupha imoto; * wuphawu olubi uma ikushayisa; lusho ukuthi ungase ubhekane nezinkinga ezingase zikuphazamise emkhakheni wakho ngenxa yokulungi komsamo nokulandelwa yintukuthelo yezidalwa zakho.
      4. *Uma uphupha imoto; * wuphawu olubi uma ikushayisa; lusho izivivinyo nezilingo, izinkathazo nezithiyo ezivimba ukuthi uphumelele noubunzima ongase ubhekane nabo emsebenzini wakho.
      5. *Uma uphupha imoto; * wuphawu olubi uma ikushayisa; lusho ukuthi uzokuba nenkinga nomunye umuntu maduze.

  • @sindiswangubo2708
    @sindiswangubo2708 2 года назад +1

    INkosi kbusise pastor. syabulela🙏

  • @mavismoeti942
    @mavismoeti942 Год назад

    Amen

  • @thobinxumalo115
    @thobinxumalo115 Год назад

    Ngyabingelela ngicela ukubuza ngabe kuchazani ukuphupha inguboyakho yesonto emhlophe incolile futhi ishwabene lapho uthi uyayigqoka,ngyabonga

  • @yonelamdingi5475
    @yonelamdingi5475 2 года назад +1

    Molo mfundisi ndicela ubuza uba xa ndiphupha ngithunywe komunye umuzi uma ngibuyela ekhaya ngihlangane nomunye umuzi onamatomatoe amaningi kubengathi ngiyawantshontsha Kuba ngisazi ukuthi akukho kudla ekhaya bese ngihambe ngiyidla enye itomato

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 года назад +1

      *Uma uphupha ubona utamatisi obomvu;* wuphawu olungasho kumele uqaphele isifo, ukugula, izinsongo, ingozi nezinkinga ezilokozayo.
      *Uma uphupha amatamati;* wuphawu olungabuye lukuxwayise ngokuthi kumele uqaphele ngoba abantu abaseduze nawe bazokudlela umona noma uzobhekana nezinselelo empilweni.
      *Uma uphupha udla utamatisi;* wuphawu olusho ukuthi umvuzo wezithukuthuku zakho uzowuthola ngokusebenza ngokuzikhandla nokuphokophela phambili.
      *Uma uphupha udla utamatisi;* wuphawu olukumisa isibindi nolusho ukuthi uzogcina ngokuthola indlela yokunqoba izithiyo ohlangabezana nazo.
      *Uma uphupha udla utamatisi;* wuphawu olusho ukuthi ungase ubhekane nenhlebo nokukhulunywa kabi uma kungukuthi umuncu utamatatisi owudlayo.
      kepha kwesinye isikhathi *Uma uphupha insimu egcwele utamatisi futhi uwuvuna;* wuphawu oluchaza ukuthi uzophumelela, unothe, uphinde ube nenjabulo empilweni.

    • @yonelamdingi5475
      @yonelamdingi5475 2 года назад

      Enkosi kakhulu mfundisi 👏

  • @SfisoMavimbela
    @SfisoMavimbela Год назад +1

    Sanibonani ngicela kubuta ukuphupha. Ngigcoke impulampu imhlophe ngihamba emobeni.losemncane

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад

      1. *Uma uphuphu impulampula;* wuphawu oluhle uma imhlophe; lusho ukuthi uzofumana umusa, nothando nokuhlonishwa ngenxa yobuqotho, nokuba mnene, nenhliziyo enozwelo.
      2. *Uma uphuphu impulampula;* wuphawu oluhle uma unikwa; lusho ugcobo, nokuthi ungase uhlonishwe noma uthole isikhundla esiphezulu emkhakheni wakho.
      U-Eksodusi 28:2 Umenzele u-Aroni umfowenu izambatho ezingcwele, ezobukhosi nezokuhlobisa.
      3. *Uma uphuphu impulampula;* wuphawu oluhle uma ugqokiswa noma uyembethe; lusho inhlanhla nokubusiseka, ukuthuthuka kwesithunzi, nokwembathwa amandla obuholi.
      ULevitikusi 8:7 Wamfaka ibhantshi, wambhincisa ibhande,* wamembathisa ijazi; wamfaka ingubo yamahlombe, wambhincisa ibhande elifekethisiweyo lengubo yamahlombe, wayibophela kuye ngalo.
      4. *Uma uphuphu impulampula;* wuphawu oluhle uma ugqokiswa; lusho ugcobo nokuthi unobizo oluhle lokuhola ibandla likaNkulunkulu futhi kungenzeka kukokhokho owabe engumholi oqavile webandla.
      ULevitikusi 16:32 Umpristi oyakugcotshwa ahlukaniselwe abe ngumpristi esikhundleni sikayise uyakwenza ukubuyisana, afake izambatho zelineni, izambatho ezingcwele.
      5. *Uma uphuphu impulampula;* wuphawu oluhle uma uzinika omunye uma ungumholi; lusho ukudlulisa ugcobo, namandla nokuthi lomuntu uyena ozongena ezicathulweni zakho ngokuhamba kwesikhathi.
      U-Eksodusi 29:29 “Izambatho ezingcwele zika-Aroni ziyakuba ngezamadodana akhe emva kwakhe ukuba bagcotshwe, bahlukaniselwe, bembathe zona.
      6. *Uma uphuphu impulampula;* wuphawu oluhle uma imyama noma ukhunyulwa; lusho ukufa ngaphambi kwesikhathi noma ukufika kosizi nokulila ngenxa yokuphangalala komunye umuntu.
      UNumeri 20:26 umkhumule u-Aroni izambatho zakhe, uzifake ku-Eleyazare indodana yakhe; u-Aroni uyakubuthelwa kubantu bakhe, afele khona.”

    • @SfisoMavimbela
      @SfisoMavimbela Год назад

      Ngiyabonga ngibone timanga ngiyengaphuphaloko kwasekuvela Bantu lababili batela uhlambululo emantini ngathimangiceda kubakhulekela kwavela westhathu phakathi emanti nayengamkhulekela besingi 3 kwavela wesi4 wakathi wangiprofetha

    • @SfisoMavimbela
      @SfisoMavimbela Год назад

      Kwenzeke life samangala eliluphohlo dam

  • @charityndlovu2423
    @charityndlovu2423 11 месяцев назад

    Kutshoni mfundisi ukuphupha impahla ezinhle

  • @nqobilenjongoyethu273
    @nqobilenjongoyethu273 Год назад

    Manje uma uphupha ugqoke izimpahla ezimhlophe ungena eskoleni uthole uthole izingane zeskole zicula izingoma ze zion nawe ugiye nazo ucule ujabule

  • @mabongii06
    @mabongii06 Год назад

    Sanibonani kusho ukuthini uma uphupha ugqoke izimpahla zesintu.

  • @sphow
    @sphow 2 года назад +1

    Good day, Thank you pastor. Cela ubuza what does it mean ukuphupha lots n lots of banana trees with yellow big banana. I was then told to take a for myself to re plant. I was driving in a flooded road car filled with bananas.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 года назад +1

      *uma uphupha ubhanana ovuthiwe;* wuphawu oluhle kakhulu oluvame ukusho inhlanhla noshintsho oluzofika lwenze ngcono impilo yakho.
      *uma uphupha udla ubhanana ovuthiwe;* wuphawu oluhle oluvame ukusho ukuthi lindela isikhathi sothando, ukuneliseka, injabulo, nempumelelo ezayo.
      *uma uphupha udla ubhanana ovuthiwe;* wuphawu olungabuye kwesinye isikhathi luchaze ukuthi kukhona umuntu omjwayele kakhulu okhulelwe futhi sisisu esingase sibonakale kungekudala.
      *Uma uphupha ubona insimu egcwele uBanana;* wuphawu oluhle kakhulu oluchaza ukuthi ikusasa lakho lizoqhakaza, futhi lizokulethela injabulo nokwaneliseka empilweni.
      *Uma uphupha ubona ubhanana ukhula esihlahleni sawo;* wuphawu lwenhlanhla kanye nenzuzo ongase uyithole ngokubambisana nabanye uma unebhizinisi noma umklamo omatasa ngawo.
      *Uma uphupha ubona ubhanana omningi, uphinde uwuvune futhi unikwe nembewu;* wuphawu oluhle ngoba lungasho ukuthi uzochuma kokwenzayo futhi uphinde nezinsiza ezanele ezizokwenza ukuthi uhlale usimeme empilweni.

    • @sphow
      @sphow 2 года назад

      @@NufliqOnline thanks so much Pastor. Stay blessed

    • @nonhlanhladlamini6730
      @nonhlanhladlamini6730 Год назад

      Sawbona mfundis ngicela kubuza kushoni ikuphupha ugcoke ingubo yomshado kuthiwa sake sowushada naye ngoba loba akasakhoni

    • @sphow
      @sphow Год назад

      @@nonhlanhladlamini6730 hehehe... what a coincidence coz again today ndivuka nephupha le banana 🍌💛🙏🏾 I receive my blessings🙌🌠

  • @benjaminmbara2543
    @benjaminmbara2543 8 месяцев назад

    Ndiphuphe ndinxibe sambatho esimhlophe nelaphu eli yellow ngaphezulu

  • @ItsyourgirlMandiie
    @ItsyourgirlMandiie 2 года назад

    Sawbona. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini uma uphupha uhluleka ukunyuka intaba kodwa le ntaba inodaka uhambe ngendlela engayona intaba enkulu kodwa isantaba uma ufika phezulu usuyayiwasha izimpahla zakho ezimhlophe kuvele kuncolo amanzi

  • @UnathiPrecious-oj1ob
    @UnathiPrecious-oj1ob Год назад

    Ngicela ukubuza ukuthi ukuphupha senibuyelene nowawuthandana naye ugqoke izimpahla ezimhlokhe kuchaza ukuthini?

  • @thandohnomonde9195
    @thandohnomonde9195 Год назад +1

    Hellow ngicela kubuza kuchazani ukuphupha ugqoke izicathulo eziphakeme ezimhlophe abantu bekuncoma

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад

      1. *Uma uphupha amaqhoks;* wuphawu oluhle kakhulu uma uwagqokile; lusho isibindi, uzinzo, nokuzethemba nokuphila impilo ephakeme nokuthokozela impilo.
      2. *Uma uphupha amaqhoks;* wuphawu oluhle kakhulu uma uwagqokile; lusho ukuthi lindela impumelelo, nokuthuthuka, nokufezeka kwezifiso zakho kungekudala.
      3. *Uma uphupha amaqhoks;* wuphawu oluhle kakhulu uma uwagqokile; lusho ukuthi inhlanhla, nenhlakanipho nokuthi uphokophele phambi empilweni.