Ukuphupha nge-sthandwa sakho |

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 21 окт 2024

Комментарии • 73

  • @AsandaZulu-d1k
    @AsandaZulu-d1k 7 месяцев назад +1

    Ameni baba ngiphuphe isthandwa Sami singipha umangwe engifundisa ukuthi udliwa kanjani kosewashona ubaba wakwami

  • @ThumekaSizathu
    @ThumekaSizathu 7 месяцев назад +1

    Amen pastor ukukhupha uthanda noweslisa omncane kuwe

  • @nompilobavumile6443
    @nompilobavumile6443 10 месяцев назад +1

    Ameni baba ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha unezintsabusuku esandleni sesinxele ngathi seziyibhandi, ngyabonga

  • @PromiseMbatha-xw9cw
    @PromiseMbatha-xw9cw 8 месяцев назад +3

    Unjani baba mina ngihlezi ngiphuma esekhaya noma enomndeni wami

  • @Lindokuhlemdlalose1
    @Lindokuhlemdlalose1 9 месяцев назад +1

    Pastor🙏🏾ngiphuphe ngikubo kwentombyami kungathi kunomcimbi ngase ngimbizela eceleni

  • @ZandileZulu-sm6ex
    @ZandileZulu-sm6ex 10 месяцев назад +1

    Ngiyabingelela pastor cela ukubuza kusho ukuthini ukupha umuntu wakho nixabana nibanga ukth ukujolela nenye indoda ngaleso skhathi uthi uyambona ubelethe ingane khona lapho masifika endlini ngithukuthele ngize ngimushaye ngimshayela lendoda an yena usaba the uyangichazela bt uchaza ngalengane ayitetile Mina ngivele ngimuxebule ngemvubu

  • @AmandaZungu-k3u
    @AmandaZungu-k3u 7 месяцев назад +1

    Baba ngincela ukubuza min ngiphuphe ezolobola ekhaya bekungazathi sihleli phansi kurondo emancansini kuyizinxoxo zamalobolo😢

  • @thembomabaso
    @thembomabaso 7 дней назад

    Ukuphupha umemeza isithandwa sakho usibona singakuzwa

  • @LungileSimelane-g8i
    @LungileSimelane-g8i 6 месяцев назад +1

    Amen man of God ngiphuphe my man agcoke emajobo layingwe eme no son naye emajobo akhe ayingwr

  • @phindilephindow657
    @phindilephindow657 5 месяцев назад +4

    Ngibulise ekuseni ngiyazizwa incazelo...mina few months ago ngiphuphe muntu wami ekhetha umnakwethu over me n ngampela kwabanjalo ngaphupha engijolela ngempela ngaphinda ngambamba....kuzosa kube inamhlanje ngimuphuphe engiqabuza eswenkile n besihamba emvuleni ekhiza kancane...kwimanje ufuna kubuya n uyangincenga

  • @AsandaZulu-d1k
    @AsandaZulu-d1k 7 месяцев назад

    Ameni bab ngiphuphe ubaba wasekhaya ephuzile ephisana ngazozoke impahla endlini waze wasala endlini engenalutho ekhala

    • @bbm2116
      @bbm2116 7 месяцев назад

      Just a free advice, call the number on the screen, your dream will be interpreted. Just buy airtime and call its free . It always work for me

  • @makimatlala3376
    @makimatlala3376 Год назад +1

    Ngiyabingelela ngokukhulu ukuzithoba Pastor kusho ukuthuni ukuphupha engathi prepare ukwenza washing bese kufika umuntu ongamboni akutshela ukuthi lesbongo asisebenzisayo akusona sakho asho sakho khona lapho ephupheni ngathi ubuza umama okuzalayo ngesbongo lesi otshelwa ngaso avume athi vele awuyena wakulesbongo osisebenzisayo 😢😢

  • @lindelwapatienceshumi
    @lindelwapatienceshumi 2 месяца назад +2

    Sawubona mkhulu ndicela ubuza ndandilokhu ndiphupha Lomntu ndithandana Naye nyhani sathandana ,now I always dream him enikeza abantu izikipa but mna undinikeza esakhe ebesiqhokile ngathi ndilinganisa necathulo zakhe zindihla kahle but akumnandi kuloluthando like the way ndandiphupha ngalo

  • @Queenandrrrih
    @Queenandrrrih 9 месяцев назад +1

    Siyabonga, pastor.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  9 месяцев назад

      Thanks to you too,
      Be blessed

  • @SindiswaTyabule
    @SindiswaTyabule 14 дней назад

    Ukuthin ukuphupha umntu ubukade uzwana naye kodwa anisazwani

  • @papas28mjoli
    @papas28mjoli Год назад +2

    Sawubona uma uphupha untshontshelwa izingubo zokugqoka kusho ukuthini. Angibonge 👏🏿

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад +1

      1. *Uma uphupha izimpahla;* wuphawu olubi kakhulu uma umuntu ezintshontsha, lusho ukuthi lindelwa ukuswela, nokulahlekelwa okuzayo.
      2. *Uma uphupha izimpahla;* wuphawu olubi kakhulu uma umuntu ezintshontsha, lubika amashwa lokuthi ungase uthathelwe isithandwa sakho, isikhundla, umsebenzi, noma umklamo wakho.
      3. *Uma uphupha izimpahla;* wuphawu olubi kakhulu uma umuntu ezintshontsha, usuke uqwashiswa ukuthi kumele uqaphele, ukhuleke kakhulu futhi usukume uthole usizo, ngoba kunomuntu omubi futhi okufisela okubi ozama ukuthatha inhlanhla, isiphiwo, noma impumelelo yakho.

    • @papas28mjoli
      @papas28mjoli Год назад

      Ngayabonga kakhulu lokhu. I page lakho liyasifundisa kakhulu

  • @SaneleNello
    @SaneleNello 7 месяцев назад +1

    Amen baba min nomuntu wami besexabene esinsukwini sahlukana ngase ngamaphupho engathi siseskoleni sobabili koda besihlukene ngama klasi kwase kwaqamukuma uMntwana engifunda naye ethi yeyi ngiyayithanda indoda yakho ebese kwangathi useyangi Whatsapp useyaxolisa engathi uye komunye umuntu obonayo engathi ubeyobuza ngami ukuthi ngumuntu onjani ngabe kuchaza ukuthini

    • @bbm2116
      @bbm2116 7 месяцев назад

      Just a free advice, call the number on the screen, your dream will be interpreted. Just buy airtime and call its free . It always work for me

  • @BusisiweMagwaza-lm5eb
    @BusisiweMagwaza-lm5eb Год назад +1

    Ameni poster kushukuthini ukuphupha umuntu wakho othandana Naye eku fulathele

  • @msizinqobani3007
    @msizinqobani3007 Год назад +1

    Amen mfundisi ngicela ukubuza kuthi kuchazani ukuphupha umuntu othandana naye ekini kodwa engakunaki emva kwalokho umbone esehleli nabantu abadala edla nabo inyama esthebeni ?

  • @sinikiwendlela958
    @sinikiwendlela958 3 месяца назад +1

    Kusho ukuthi ukuphupha iEx uhamba nayo engathi nibuyelene

  • @NomfaneloMthembu-m4e
    @NomfaneloMthembu-m4e Месяц назад

    Sawubona mkhulu bengcela ukubuza kuthi kusho ukuthini ukuphupha isthandwa Sakho sikhala mawusibuza ukt ukhalela Sithi angthi Wena suyangishiya awusangithandi kodw nibe nithandana...lapho bekhala inyembezi ngze ngimsule ngthi angk ngikushiye mina

  • @nellywemtolo6918
    @nellywemtolo6918 Год назад +1

    Amen pastor celukbuza kuchazani ukuphupha umuntu wakho eknika imbali

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад +1

      1. *Uma uphupha izimbali;* wuphawu oluhle uma umuntu ekunika izimbali, uma zizinhle futhi zisaqhakazile, kusho ukuthi inhlanhla, impumelelo, nokuthi lindela ukuthola uthando lweqinisiso, umaqondana oqotho, isiphakamiso somshado, nezikhathi ezimnandi uthi ezijabulisayo kuphela ezizayo.
      2. *Uma uphupha izimbali;* wuphawu oluhle uma kungukuthi isithandwa sakho sikunika izimbali ezibomvu, kungasho ukuthi uthando lusavutha amalangabi, noma luzovutha amalangabi luphinde luphumelele.
      3. *Uma uphupha izimbali;* wuphawu oluhle uma kungukuthi isithandwa sakho sikunika izimbali ezimhlophe, kusho ukuthi lindela ukuthola isiphakamiso somshado, nokuba nesikhathi esimnandi, futhi esijabulisayo.
      4. *Uma uphupha izimbali;* wuphawu olubi lwebhadi uma kungukuthi isithandwa sakho sikunika izimbali ezifile noma ezibunile, kusho ukuthi sesisondele isikhathi sokuphoxeka, ukudumala, ukuphela kothando, nesahlakaniso.

    • @nellywemtolo6918
      @nellywemtolo6918 Год назад

      Ngyabonga unkulunkulu akwandisele 🙏🙏

  • @NompumelelocMngadi
    @NompumelelocMngadi 25 дней назад

    Ukuphupha uya kwisithandwa sakho kodwa uduke ungafiki

  • @zinhlezeephakathy8260
    @zinhlezeephakathy8260 8 месяцев назад +1

    Unjani ngicela kubuza ngimphuphe egqoke izimpahla ezishwabene

  • @itumelengemmanuel2969
    @itumelengemmanuel2969 Год назад +2

    Siyabonga Pastor✝️

  • @lungamakambi6405
    @lungamakambi6405 Год назад

    Siyabonga Pastor uma uphupha isthandwa sakho sishaywa ubaba wami lapha emanyaweni ubaba wami sekashona ngabe kuchazani? Bese yena umuntu wami eseyaxolisa kubaba wami amuphe imali engamaphepha. Ubaba ayithathe leyo mali ayinike mina athi ngiyigcine ngabe kuchazani Pastor

  • @Don_Santana
    @Don_Santana 4 месяца назад +1

    Ngiphuphe umuntu wami ngimumemeza esabela wabheka waphinda wabheka lapho kade ethengakhona

  • @AndileKhanyile-h7c
    @AndileKhanyile-h7c 3 месяца назад +1

    Sawubona pastor ngcela ukbuza kuchazani ukuphupha umuntu wakho ekhulelisile ....uze ubone lomuntu omkhulelisile sikhula isisu ephusheni...futhi loyomuntu amkhulelisile awuzwani naye

    • @SiphepheloNdawonde-zp5uq
      @SiphepheloNdawonde-zp5uq 2 месяца назад

      Uma usiphupha sigqoke izingubo zasejele siboshwe ngentambo umzimba wonke silele eduze kwakho?

  • @BabalwaBabes-tw4nw
    @BabalwaBabes-tw4nw Год назад +1

    ukuphupha usemsebenzin ugqoke zimpahla zakho abanye beqgoke uniform

  • @jonascry7308
    @jonascry7308 10 месяцев назад +7

    I dreamt of my girlfriend dumping then after 2/3 she dumped. Afterwards i dreamt of her seeing her in a que then she wanted money and i said i only have coins if i had it she knows i would give her then she dissapeared and came back, in her return she was just appearing not talking. Today i dreamt of us walking together so what does it mean while she doesn't wanna meet with me nor blocked my number? I use different number to talk with her but we don't get along on communication

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  10 месяцев назад +1

      i hope you are satisfied with our response,
      Stay blessed

    • @jonascry7308
      @jonascry7308 10 месяцев назад +1

      @@NufliqOnline thank you. I am if it was meant to be we will reconcile when time is right

  • @sisisimelane9680
    @sisisimelane9680 Год назад +2

    Amen fundisi

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад

      May The Glory be to God, the Almighty.
      Stay blessed

  • @londiwelondy4287
    @londiwelondy4287 Год назад +1

    Sawbona pastor ngicela ukubuza ngabe kusho ukuthini ukuphupha izinyoni zezulu lezi ezibakhona uma kuqeda kunetha noma zibekhona b4 linethe

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад +1

      1. *Uma uphupha inkonjane; wuphawu oluvame esikhathini esiningi olusho isikhathi senhlanhla nesibusiso esikhulu, isigaba esisha, izinguquko ezinhle, ithemba, amathuba angcono, inkululeko, ukuthula, injabulo, nempumelelo esizayo, uma uzibona zindizela phezulu.
      2. *Uma uphupha inkonjane;* wuphawu oluhle uma izinkonjane ziningi kakhulu futhi zindiza ngokukhululeka, kusho ukuthi lindela izindaba ezinhle ezizayo.
      3. *Uma uphupha inkonjane;* wuphawu kwesinye isikhathi olubuye lubike okubi okungaba yizinkinga, izithiyo, ingozi, izinsongo noma uzungu abakwakhela lona abantu ababi, ikakhuluazi uma zidlalela eduze kwakho.
      4. *Uma uphupha inkonjane;* wuphawu oluhle uma inkonjane ingena endlini yakho, luvame ukusho ukuthi uzokuzwa izindaba ezinhle, nokuthi ungase uthole umlingani oqotho futhi onesmilo, onothando, ozokulethela ukuthula nobumbano, noma unongane omuhle.
      5. *Uma uphupha inkonjane;* wuphawu olubi uma inkonjane ilimele noma ifile, kusho ukuthi lindela ukubhekana nendumalo, nokudangala, ukulila nosizi ongeke wakwazi ukulugwema oluzayo.

  • @AphiweyolandaMkhize
    @AphiweyolandaMkhize 2 месяца назад

    Amen pastor ukuphupha ninzelwa umuntu isinkwa esino peanut butter nomuntu wakho nisidle

  • @sfisomncube9141
    @sfisomncube9141 7 месяцев назад +1

    Syabonga mkhulu

  • @therealkhulekaniginatv7666
    @therealkhulekaniginatv7666 Год назад +2

    Ngyabingelela Pastor. Cela ukubuza.
    Uma ngiphupha intombi engiyeshelayo ngiyibona ime nomfana uma ngiqhamuka mi a bese iyamshiya lomfana ize kimina, ngabe kuchazani.?
    Ngiphinde ngayiphupha ezinsukwini ngiyinikeza isandla sami yasibamba futhi imamatheka ijabule, ngabe kushoni?
    Ngyabonga.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад +1

      *Uma uphuphupha umuntu omthandayo;* wuphawu olubi uma ekhombisa ukukuthanda, emamatheka, futhi ezisondeza kuwe, kusho ukuthi mancane kakhulu amathuba okuthi umzuze agcine engowakho.
      kepha ngenxa yokuthi amanye amaphupho astreythi, kungenzeka uyakuthanda locherry bro wami.

  • @mmelijezile138
    @mmelijezile138 Год назад +1

    Good day pastor 🙏 ndicela ubuza xa phupha inja ikukhulula izihlangu lithetha ukuthini elophupha

  • @LungileSimelane-g8i
    @LungileSimelane-g8i 6 месяцев назад +1

    Baba ngiphuphe ngimgcokisa lishethi leliyingwe nngamfasa kwase laesifubeni nanihlangannisa emakinobbho kwaba nesnhloko yelibhubesi

  • @TakalaniMudau-ym4zx
    @TakalaniMudau-ym4zx 4 месяца назад +1

    Sawubona baba...ngizwa abanye Bethune mawumphupha nixana kusho ukuth kukhona onisebenzisela imithi...kungabe kuyiqiniso??

  • @NamhlaThiwani
    @NamhlaThiwani 3 месяца назад

    Cela ubuza Pastor kuthetha uthini uphupha umntuwakho emithisile embhaqile then akukwatele uxolise wena ngk kungekhonto uyenzileyo

  • @Zamo-p4y
    @Zamo-p4y 8 месяцев назад +1

    Morning paster ngicela kubuza ukuphupha ex inqunu kushoni

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  8 месяцев назад

      watch this video
      it might help you
      Filename
      Ukuphupha unqunu
      Video link
      ruclips.net/video/45OZdAg-Qus/видео.html

  • @NduduzoZithelo
    @NduduzoZithelo Год назад +1

    Ukuphupha isishel sakh

  • @ThulieMbonaMkhize
    @ThulieMbonaMkhize Год назад

    Siyabonga kodwa uma usiphupha sikhuluma kahle kanti nixabene?

  • @PhelokaziTshoba
    @PhelokaziTshoba 6 месяцев назад +1

    Uphupha umuntu angasekho endiwe

  • @nomusamajola4582
    @nomusamajola4582 Год назад

    Sawbona mina ngiphephela isithandwa Sami engathi singifonela kodwa eceleni kodwa ekhuluma nentombi ngabe kuchazani

  • @AthenkosiMakabane
    @AthenkosiMakabane 3 месяца назад

    Ndicela buza uku phopha uthandana no mntu ungazange wa thandana naye kuthetha kuthini

  • @SlindileMthembu-i2m
    @SlindileMthembu-i2m 3 месяца назад

    Ukuphupha silele kini??

  • @sisisimelane9680
    @sisisimelane9680 Год назад

    sawubona babe ngicela kubuza kutsi kusho tsini kuphupha umuntu wakho betsadzana naye akugijimisa ngafika lakweyukela khona ngabatse ngigibela ngehleleka wafika yena watosa wemalangembili watosa ngakhuphuka

  • @lungelongcamphalala8851
    @lungelongcamphalala8851 10 дней назад

    Ukuphupha umuntu wakho bamuteka or Amekeza

  • @sphow
    @sphow Год назад

    Good Day Pastor. Cela utsho what it means Xa uphupha usaziwayo, ngathi niyathandana and uthi ufuna oomama bethu badibane, baxoxe? 😀

  • @mantombingcobo1636
    @mantombingcobo1636 Год назад

    Ukuphupha nidla nothandiwe wakho nidla ndawonnye etafuleni

  • @ziyandacekiso3718
    @ziyandacekiso3718 Год назад

    Xa uphuphe isithandwa Sakho sigula kuchazani Pastor?

  • @LungileDlamini-v5u
    @LungileDlamini-v5u Год назад

    Ukuphupha umuntu Wakho ekugwaza?

  • @sphow
    @sphow Год назад

    Here's another 1 Pastor... when you pray for umntu wakho, ubiza izthakazelo zakibo (his mom n dad, who are no more) zize zisokusiza edutyuliwe? Thanking you in advance🙏🏾🕯🌠

  • @BaneleShongwe-is7gk
    @BaneleShongwe-is7gk 4 месяца назад

    Ukuphupha ex yakho esendlini kini nihleli 2mints umaungena eroomin lakho ekuladela eroomini seku isisthandawa sakho othandana naso akusasi ex yakho sekashintile hence I am talking with two different people

  • @thembizwane3238
    @thembizwane3238 8 месяцев назад

    Uma uphupha isthandwa sakho ulele uduze kwaso kodwa mawuvuka asisekho

  • @LuthandoTha
    @LuthandoTha 5 месяцев назад

    Sanibonani besacela ukubuza ukuthi kushoni ukuphupha ex yakho igumba inhlabathi ngezandla

  • @mpendulomlangeni2774
    @mpendulomlangeni2774 Год назад

    Amen Mfundisi