NaBaChu Inhlalisuthi EBuhleni bamaNazaretha| 06 July 2024| iNkonzo yeSabatha | Shembe uNyazi Lwezulu

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 5 июл 2024

Комментарии • 59

  • @sanelesibiya3056
    @sanelesibiya3056 6 дней назад +10

    Siyabonga bafwethu, lokhu sekuyoba umlando nathi esiyokhombisa isizukulwane ukuthi amagama ethu asake abizwa ezulwini, khona akulula ukuguqa phambi kwesihlalo sobukhosi amagumbi omane omhlaba ehlangene🙏

  • @smenyiwendlovu6163
    @smenyiwendlovu6163 7 дней назад +11

    Siyabonga kwi Ndabenkulu Noma besingekho kodwa sesizuze inhlanhla nathi

  • @sokalisa_rsa
    @sokalisa_rsa 6 дней назад +6

    Sibonge ukufakaza okuhle kwiNabachu, sibonge kwi Ndabenkulu Media ikhule njalo iyephambili!! 🙏🏽 💫

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 6 дней назад +8

    UNyazilwezulu ⚡ liyawugoqa ngempela umhlaba liwufaka ingubo emhlophe, namanje lithi nisebancane kuza abaningi ngaphezu kwenu. Kusho umabona kude nasekusitheleni. Siyabonga kwi Ndabenkulu TV

  • @AneleNgidi-de2bc
    @AneleNgidi-de2bc 6 дней назад +5

    Hhayi washaya mshumayeli wangakithi.... Shembe 🎉Mshu Cele eNdwedwe umuntu uphuthelwe

  • @mthandorynothando7606
    @mthandorynothando7606 6 дней назад +4

    Au Jehova uze uskhumbule Nyazi lwezulu❤😢

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 6 дней назад +6

    Ungu Nkulunkulu ngempela Nyazilwezulu ⚡🙏 akekho ongangawe

  • @thobanindlovu3393
    @thobanindlovu3393 6 дней назад +5

    Mhlengi Ngubane iGhost 💀🔥🔥🔥

  • @Bonisiwe-sq8bh
    @Bonisiwe-sq8bh 6 дней назад +3

    Siyabonga ukuphiwa ukudla kwasezulwini akwande❤❤❤

  • @user-wz5go1ky2e
    @user-wz5go1ky2e 6 дней назад +3

    Amen ufanelwe ukubongwa onguye nguye, siyabonga ❤

  • @JabulileMbatha-yp2dz
    @JabulileMbatha-yp2dz 7 дней назад +7

    Uza nemikhosi siyabonga ngokusisa eBuhleni sila❤

  • @SibongiliMabaso
    @SibongiliMabaso 7 дней назад +2

    Ameeen 🎉🎉🎉 siyabonga kwi Ndabenkulu kusithatha isibeke kulenkonzo enhle kangaka ❤❤ Nkos'yamakhosi Nkos'yezulu nomhlaba

  • @DumoVezi
    @DumoVezi 5 дней назад

    Siyabonga Ndabenkulu ngokusi phakela ukudla komphefumulo

  • @QinisoMchunu-z1q
    @QinisoMchunu-z1q 6 дней назад +2

    Mmh inamandla Mshu Cele kwelakithi Ogunjini Ndwedwe

  • @n.hmahlaba465
    @n.hmahlaba465 6 дней назад +1

    Kuncono le iyezwakala 👌 eyamakhosazana ayizwakali

  • @Bonisiwe-sq8bh
    @Bonisiwe-sq8bh 6 дней назад +1

    Siyazibongela ukuphiwa ukudla kwasezulwini akwande❤❤❤

  • @NdisoohMapholoba
    @NdisoohMapholoba День назад

    Mmmmmm yamnandi inkonzo siyabonga kaakhulu❤

  • @bongigambu
    @bongigambu 6 дней назад

    Amen🙌🏽🙌🏽🙌🏽
    Ngicela uze ungikhumbule mina nomndeni wami Nyazi Lwezulu❤

  • @qaphelaminenhle5560
    @qaphelaminenhle5560 7 дней назад +2

    Kunjalo namhla eKuphakameni 🙏

  • @GoodmanMyeni
    @GoodmanMyeni 7 дней назад +2

    Nkulunkulu wethu ,sikhumbule baba

  • @lungelogcina9854
    @lungelogcina9854 6 дней назад +1

    Siyabonga mfana weNdabenkulu

  • @sanelemthembu2514
    @sanelemthembu2514 7 дней назад +4

    Washo Kahle ubhuti oqale ukuhlabelela

    • @sanelesibiya3056
      @sanelesibiya3056 5 дней назад

      @@sanelemthembu2514 ngyabonga Mvelase, konke kuwumusa nothando lukaShembe, udumo nokubongwa konke kufanele yena, bengiyisithunywa nje😩🙏🙏

  • @SandaGwala
    @SandaGwala 6 дней назад

    Njabulo ndlanzi🔥🔥🎹

  • @user-ov9vs6eu1i
    @user-ov9vs6eu1i 7 дней назад +1

    Ngicela ungikhumbule nami Nyazi LweZulu

  • @ZiningiNgcongo
    @ZiningiNgcongo 6 дней назад

    Siyabonga Nyazi lwe Zulu sibusiseke kakhulu

  • @thamsanqadlamini1625
    @thamsanqadlamini1625 6 дней назад

    yabona u Mhlengi Ngubane (Mpristi) ngimvumile lombhemu yasazi story sakhe no Shembe

  • @nkosikhonaherman6568
    @nkosikhonaherman6568 6 дней назад

    Siyahlupha isono kudingeka inkonzo ezinjena ezakhayo not ukucofana sifuna ukuzwa izimanga zoNyazi ..Mshu Cele Ndwedwe aukuvikele uNkulunkulu wethu ❤

  • @mduduzimdlalose1420
    @mduduzimdlalose1420 5 дней назад

    Amen

  • @nkuluh
    @nkuluh 6 дней назад +1

    Siyabonga

  • @Khetho-hc8mi
    @Khetho-hc8mi 6 дней назад

    Kumnandi ebuhleni bamanazaretha

  • @nzekobhungane8866
    @nzekobhungane8866 6 дней назад +2

    🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾

  • @nombusomlotshwa7079
    @nombusomlotshwa7079 6 дней назад

    Amen🙏 🙏 🙏 Pls assist likuphi itempel lase PTA???

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 6 дней назад +1

    🙏🙏🙏🙏🙏

  • @BusisiweNgidi-qe4ej
    @BusisiweNgidi-qe4ej 6 дней назад +1

  • @KhombiKhanyile
    @KhombiKhanyile 5 дней назад

    Nkosi usikhumbule nemindeni yethu

  • @philsiwemadlala733
    @philsiwemadlala733 5 дней назад

    🙏🙏🙏

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 7 дней назад +1

    Ufundisa ukuthi akudliwe inkukhu kwasho lobaba

  • @sbonisoboh7026
    @sbonisoboh7026 6 дней назад

    Amen🙏🙏🙏❤

  • @ThobekaMthembu-u1n
    @ThobekaMthembu-u1n 5 дней назад

    ♥️👌🏽

  • @BongekileZulu-vg9tq
    @BongekileZulu-vg9tq 6 дней назад

    🙏🙏🏼🙏🏼

  • @phiwamchunu3796
    @phiwamchunu3796 6 дней назад

    Zakwe ay ngathokoza

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 7 дней назад +1

    Anifundisi lutho Nina kulenabachu yini Mshumayeli umkhwanazi enihlabelela izingoma zezinkolo umgidi ugidwa ngezicathulo iNabachu

    • @smenyiwendlovu6163
      @smenyiwendlovu6163 7 дней назад +4

      Waze wa bitter Bo, for sure awulona iNazaretha cz alikho Nazaretha elikhuluma kanje

    • @user-kp5ro2dd1t
      @user-kp5ro2dd1t 6 дней назад +2

      Aii ihlathi leli mfwethu abanakwa abantu abanjena abazi lutho thina sfunde lukhulu ngenkonzo yeNabachu from kuye lomshumayeli amgxekayo

    • @lindasithembiso849
      @lindasithembiso849 6 дней назад

      😂😂😂😂​@@smenyiwendlovu6163

    • @lindasithembiso849
      @lindasithembiso849 6 дней назад

      Ngempela futh kubonakala indlela yokukhuluma

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 6 дней назад

      Ngake ngaba srnkonzweni yenabchu lana athi akudliwe inkukhu, uBhombela wayekhuluma ngezinkuku zakudala
      2 waahlabelela izingoma zangaphandle kwasuka omunye ubaba wauza kwinsizwa yakwa Mbotho ukuthi senziwa yini ukushiya izingoma zethu sihlabelele ezmanye amabandla cabanga wayengakholwa lobaba ISIPHI ISIFUNDO OSITHOLA LANA

  • @SandaGwala
    @SandaGwala 6 дней назад

    Njabulo ndlanzi🔥🔥🎹

  • @mahlatsemologadi9819
    @mahlatsemologadi9819 5 дней назад

    🙏🙏🙏

  • @SibongiseniMnguni
    @SibongiseniMnguni 6 дней назад

    🙏🙏🙏🙏🙏

  • @SandaGwala
    @SandaGwala 6 дней назад

    Njabulo ndlanzi🔥🔥🎹

  • @SandaGwala
    @SandaGwala 6 дней назад

    Njabulo ndlanzi🔥🔥🎹