ukhala ezimathonsi othole ukuthi indoda yenze isehlukaniso somshado ngasese......

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 7 окт 2024
  • owesimame ukhala ngokuthi indoda yaqala yakhala ngokuthi alivuki uma inaye

Комментарии • 33

  • @nontokozosinenhlahla2304
    @nontokozosinenhlahla2304 8 месяцев назад +26

    Nxese cc nam kwaba kanjalo nje yena owam wasizwa uye u cc cz she was a lawyer and yen uyiphoyisa minake ngsebenze espar nginengane wangilaxaza ngasal bt m fine nengane zam ngizondla ngo spar emzini bahamba no mmeli inhlsmba engithukwa ngayo angifundile bt it's my last year e unisa n m praying ngibe ryt n angifuni lutho

  • @isimelane63
    @isimelane63 4 месяца назад +2

    Mina ngihleli naye 27yrs. 90% of the development was done by me. Nyalo indoda iganiwe and ifuna ikhaya elise village and yet yimina own contributor kakhulu kunaye. Edolobheni mina nginama properties for rental. Uthi mina angihambe akasangifuni. Ngitsi mine am not moving an inch in my own development. Manje ke kunomsindo nje ku relationship.

  • @sibongilejoyce1842
    @sibongilejoyce1842 8 месяцев назад +3

    Umlamuleli wakho nguNkulunkulu sesi ,esikhathini esinjena ,abameli bamelela lona ababona ukuthi bazodla kangcono imali ngakuye, thandaza,mina ngangena esimeni sakho,abameli bami bangijikela .Thandaza uzophendulwa noma kanjani.

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 5 месяцев назад +3

    Entombini zakhe khona eyayisebenzisa umuthi omubi bt cc vuka uzithathe ntombooo kuzodlula

  • @BandileNdlovu-hg2ww
    @BandileNdlovu-hg2ww 5 месяцев назад +3

    Bikela ujehova cc uzokulwela❤

  • @mandlacele8627
    @mandlacele8627 8 месяцев назад +4

    Abantu abayeke ukushadela amafa. Emshadweni zakhele ifa lakho.

  • @bongiwegugufakude8267
    @bongiwegugufakude8267 5 месяцев назад +1

    Report that attorney ku Legal Practice Council uzophendula ke lapho ngoba abawuthathi udoti

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 8 месяцев назад +1

    Ngakuzwela dadewethu ngabanayo leyonkinga emshadweni for a long time wayevele abeyi thwaxu yendwangu ekameleni.yizifebe zakhe ezazenza kanjalo.wachitheka umuzi.

  • @MayMorare
    @MayMorare 8 месяцев назад +6

    No cc it is the girl eyenze this whole thing cuz befuna uphume / the problem is him

  • @NomceboMaphumulo-s2n
    @NomceboMaphumulo-s2n 7 месяцев назад

    Amantombazane anemithi we cc nami ngidlule kulesosimo ngangithukwa usuku nosuku kumanje usahambe khuluma ngegama lami kodwa uyazi ukuthi uyena obehlale enza amaphutha ngimxolele

  • @zandilemakaqatho8214
    @zandilemakaqatho8214 7 месяцев назад

    Askisi babe I am still in a healing process ngphuma enkingeni efana netakho luckily mina zakhe ngisayine

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 7 месяцев назад

    Nami ngadivozwa. Yadayisa umuzi ngomkhoshosho..ngahlukumezeka ngoba u Myeni wami washada naye omunyu wesfazane...ekugcineni yashona indoda .ngayeMgcwabeni wayo indoda yami..kubuhlungu .ngoba kuyimanje anginakhaya through bona laba ababili..kwabakanjalo..nje umshado awumuhle sometimes

  • @NokubongwaMsibi-d6d
    @NokubongwaMsibi-d6d 8 месяцев назад

    Phephisa cc amantombazane akhohlakele lana ngaphandle

  • @ntandomnguni-zv4ij
    @ntandomnguni-zv4ij 8 месяцев назад +2

    Ukwenza komunye kokwenzeka kuwe 10 times,umawami wayesho njalo

  • @NonhlanhlaCatala
    @NonhlanhlaCatala 8 месяцев назад +2

    Ncese sthandwa Sam kzodlula akukho okungadluli

  • @Balungilemashiyinhlamvu
    @Balungilemashiyinhlamvu 8 месяцев назад +1

    Ayi bakwethu kudlaliwe ngawe cc kodwa ke vuka uzithathe

  • @Eu68345
    @Eu68345 2 дня назад

    Amaphuzu kwakumele ebhalwe phansi kuze kuzwale kahle

  • @MaureenXaba-i4p
    @MaureenXaba-i4p 4 месяца назад

    Wena obuza umduh uyabona ukuthi uphethwe anehlo ngaka ryt ungathi uvuvkele

  • @Mamntungwashezi83
    @Mamntungwashezi83 5 месяцев назад

    Sanbona ngcela ukubuza mangfisa nngisize kwi thuleleni ngenzanjan?

  • @EuniceNzuza
    @EuniceNzuza 7 месяцев назад

    If uNtando lo okhulumayo sesi right ugcwele ama platform. She must go and face her husband and seek professional help.

  • @thobekamkhwanazi6421
    @thobekamkhwanazi6421 8 месяцев назад +2

    Ezintombini ayenazo kukhona eyayisebenzisa umuthi amantombazana akhohlakele

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 5 месяцев назад +1

    Bhuti Mduh uyezela yini wacwayiza wangaqeda😂😂

  • @Dr_V5_ZiK5_li5.
    @Dr_V5_ZiK5_li5. 7 месяцев назад

    MKhwanazi 🎉🎉

  • @phumelelemthalane8316
    @phumelelemthalane8316 7 месяцев назад

    Ndonga uyazfela nkonyane yenkosi🫣🫣

  • @jumahpaul8356
    @jumahpaul8356 5 месяцев назад

    Waze wafa ubthongo 🫣

  • @mbalidlamini7321
    @mbalidlamini7321 8 месяцев назад

    Iyooooo

  • @NtombenhlephyllisShange
    @NtombenhlephyllisShange 8 месяцев назад

    Cha kuyenzeka impela😂

  • @phumelelemthalane8316
    @phumelelemthalane8316 7 месяцев назад

    Ubthongo Veyane😅😅

    • @EuniceNzuza
      @EuniceNzuza 7 месяцев назад

      Ulalele inganekwane

  • @AnnahSeolwana-c1d
    @AnnahSeolwana-c1d 3 месяца назад

    You need to go to court en talking about kids en furniture house or car you buy other one if u don't hv kids