Yisethwali nje lesi. Bona bedinga ikhaya liphithizele ingane. Phuma mfano mncane kuthwelwe ngawe. Thola usizo kubelaphi bendabuko bangempela. Lije the ine and only King
Into ezokwenzeka uzoshona Wena boy, into engcono kunakho konke ongakwenza ukuhamba uyohlala kude nabo ushintshe izi number zakho, if uzoqala ulokhu ukhuluma uzoshona nje finish, ake uyeke ukukhuluma lento usemncane usimbhebhile kwaphela so plz take it as it is than uphume uhambe uye kude kakhulu with new numbers uzobona lapho ke if bethakatha or bethwele ngezinto ezokwenzeka kuwe ukuthi oky labantu bebenzela imikhovu yabo, so ungalokhu ukhuluma lento uzoshona
As for wena presenter before we comment please have manners why are you telling igama lomunt lesbongo lendawo please let your bosses train you how to protect these people futhi your video inomsindo in future fix your video sound
Sesi please stop saying people's names and surname its wrong just let them say the story only
Kodwa Gugu uyaphoxa nje ngento eyodwa ukuveza igama lomuntu
Naye uyaziveza nje loSthembiso nisamfihlelani ebusweni esezichazile ?
Wachaza kodwa u Gugu kut suke kungawona angempela
Usisi did not put a gun on his head , wathi abasho amagama abo..musani ukuphaphela usisi!!
@@sibongisenidumisani6590 akuyena yedwa onaleligama nesibongo.
Bathwele ngawe wemfana ka Dlamini 😢
Bayathakatha laba noba bathwele kazi abakunikanga yini isilwane leso uma kusiso sizani bo bantu benkosi yafa ingane sisalukazi ngumthakathi.lo.
Ngeke mntanam bathwele sony okub igazi lakho selisebenzile sizani bantu benkosi.i i
Baleka mfana... You completed their mission, your life is now in danger... Run for your life
Bathwele ngawe , no doubt about it,😢😢
Kwaze kwabuhlungu ngezingane zethu Jesu ukuhlupheka Nkosi ezweni 💔😭🙆
Hayi akaze ngiyizwe ke into enje ngihlale ngizizwa izinto eziyimanyala kanti kwenzekani rmhlabeni😮😮😮😮😢😢yhooooooo Yhooooooo
Ujesu uzobuya
Kwaze kwanzima shiya lomsebenzi bhuti uyabheda
Ziningi izimanga kulomhlaba
Mhlambe yisithwalo lesi nami I don't understand yazi
Hhay kunzima mfoh nam ngyayiqala lendaba bafowethuuuu😊
Yhoo I can't stop crying this is painful 😢
Eyyy kodwa yazi kulento ngizwela lezingane ezizalelwa KULAMANYALA ngoba phela zizolidinga ikubo akusizona ezalelakhaya phuma mfana kulento ungalokhu wandisa izingane nalomndeni ngeke amasiko kokwenzakalani ngalezazingane solokhu sibabazile waze WANESIBINDI ubaba walelakhaya 🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️
Kush kuthi bathwele ngalesithwalo ukuthi ubaba ngeke abe nabantwana.
Hi boyser.Khuluma kulobaba umtshele ukuthi sewukhathele ukulele nalomama
Ezakhona lana ezitholakale khona zibizwa ngamalongwe ngesiZulu
yezakho lezingane kusho ukuthi usuno Nkosikazi number 2 eish kwaze kwaba nzima Jesu ubuya nini?😢😢
Why ukhuluma igama le guest ibe ivalwe ubuso?
😢😢😢😢Volume up 😢
Makes no sense babavalelani vele
Ay loyomama akusimuntu yinyoka yalobaba ikudlela inzalo uyothi usufuna ezakho izingane ungazitholi baleka boi ngibuhlungu ngoba nam ngizele abafana bodwa eish😭💔
Ai cc kant umfihlelen ubuso mawuphinde futh uth akazichaze kuth uwuban ubuyaph aibi😮
Yazi iyadina kabi lento ayenzayo
😢😢😢😢😢😢
Gugu umfihlelani ubuso mawuzobuye umchaze igama nesbongo nokuthi uhlalaphi fundiseka Gugu plz
Yisethwali nje lesi. Bona bedinga ikhaya liphithizele ingane. Phuma mfano mncane kuthwelwe ngawe. Thola usizo kubelaphi bendabuko bangempela. Lije the ine and only King
Ababoshwe labodoti babantu. Ingane yabantu ibe ihluphekile...haw Jesu wam
Nimfihleleni pho ubuso manisho igama nesbongo sakhe
Mxm yaz nje😏
Ilo sisi oyisilima nje
Umithi yini yena losisi
Kkkkkk aaaah impilo madoda weeeemfana uholelwa malini ngenyanga
Nge hour R5000
Wheeeeeee eeeee hayi usenkingeni yesthwalo kwaze kwanzima okwakho
😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂
NKOSIYAMI kubuhlungu kakhulu mtanami
Ilokhu ukuthi uhulumeni wethu akawavuli amathuba omsebenzi izingane zethu sesizifaka noma ephi ukuthola imali
Poverty is so Evil,
God bless
Thank you 💕...
😢😢😢😢😢😢neish,, poverty poverty guys oooh no!😢😢😢😢😢
My guy please recommend me to that family. I can take your place.
😮kahle bo kuyothwalwa ngawe
😂😂😂anilithandi ikhekhe niyabhubha😂
😮😮
😂😂😂😂😂😂😂
Mina umbuzo wami uthi wena umithise salukaz wsina 50😮 ay amanga ngibuye niwamise kahle phela ngoba amnanjana
Ngcela inumber yalelikhehla ningixumanise nabo ngyawufuna lomsebenzi plz
Molo maMSeleku nezi gaxa zakho kodwa lomfana wana nenhlanhla noma ibhdi eyyy nani kodwa nani niyayithanda imali ezakho phela lezingane ISGAXA 😢😢😢😢
Bawo😭liphelile ilizwe bayahlaseleka abantwana BETHU nguYesu kuphela ohlangula umtu KWELILIZWE .asikho Na isitulo kwemiwa ngeenyawola
Sicela nimfihle igama nesibongo ngoku baningi abazakumazi abale ngakubo
Libuhlungu elibali lomfana inzima intlupheko bakithi
Last days, bawo ngenelela
Aibo bayakuxha phaza nje kusho ingane lemali musazokhokha akushiwo muyeka umsebenzi umkhovu nje kwaphela nawe unesibindi Bo mowazitshela ukuthi kuzoba Kanye mebekuholela Bo nge hour usazobanazo mubheka kodwa ujulukelwa isalukazi ai onakibo
Wakithi isthwalo lesi as kungasena- connection nomuntu wakho embhedeni
Nami ngibone kanjalo isthwalo lesi crc🤞
Bathwele labantu msizeni nkos mncane akulungile akwenzayo💔
Ey nkosiyam izingane zethu zisezinkingeni ngalokuhlupheka jesu christu kubuhlungu kuyahlekisa futhi wenza iphutha from there start kodwa phela nam ngangingayivuma iningi baleka lapho mfana boze bakudlise isagogo akabukeki kahle
Nimufihleleni po nibuye nithi akazichaze
Hleze bazokuzwa ngoba wena ungu Mamaz😢😢😢😢
Mfethu🫤
Weeeeee...webuti just run for your life🏃♂️🏃♂️🏃♂️
Oh nkosi ulala nenyoka Ka sgogwana umntwana 😢
Sgogwana😂😂
Total rong y umfihla bese umbita ngeligama nesibongo ncono ungamfihli ahaaaa marm
My brother bathwele ngawe akuzona ingane lezo imikhovu baleka ungasabheki emuva idlozi lakho likusizile thola abantu abazi isintu bakusize
Ngesani isizatho sokufihla ubuso n then umbuze igama
Eish lo presenter
They are catching up, badala kaloku. Mhlawumbi landoda ithwele ngesizalo sayo.
Aw 5k wonke, yaz ingenzeka kuthwelwe ngazo lezi ngane zakho bafo.
Nam ngiyasola ngeke
Okungenzeka lobaba wathwala ngenzalo yakhe yingakho esefuna umuntu wangaphandle ozozalisa umfazi ukuze kuzoba nezingane eziphilayo egcekeni.
Into ezokwenzeka uzoshona Wena boy, into engcono kunakho konke ongakwenza ukuhamba uyohlala kude nabo ushintshe izi number zakho, if uzoqala ulokhu ukhuluma uzoshona nje finish, ake uyeke ukukhuluma lento usemncane usimbhebhile kwaphela so plz take it as it is than uphume uhambe uye kude kakhulu with new numbers uzobona lapho ke if bethakatha or bethwele ngezinto ezokwenzeka kuwe ukuthi oky labantu bebenzela imikhovu yabo, so ungalokhu ukhuluma lento uzoshona
Funanindawo e ryt kunomsindo lapho uyeke namagamabantu elamilelidata
💔 yaze yabuhlungu lento mfana wami, ngiiyakuqalekisa ukuhlupheka kodwa kuzolunga
Phuma lapho batshele ekhaya ukthi umsebenzi uphelile
Hawu ngiyayazi lendaba hey ngoba emhlabeni
Molweni apho kwaNethezeka TV,Mthombeni ntombi kaGogo Mseleku.Kusenokwenzeka bathwebula intlahla yakhe ngesithwalo loo mfana.Makaye enyangeni thizeni ayokuhlola,abe secela ukuncedwa maybe agezwe.Kunzima emhlabeni yhoo!!
Kuyasolisa nale Mali engaka
Muke wabatshena ukuthi awusafuni bazaku bulala
Umuhle sthandwa sethu❤❤❤uyancomeka msebenzi uhlezi ubuza imbuzi eqondile
🥰🥰🥰 nawe sisi wakwaMaphosa siyakuthanda
@@NethezekaTV ❤️❤️❤️
@@NethezekaTV kodwa please ngempela Don't Ask Names izomosha izimpilo zabantu leyonto🤦🏾♂️
Ai sisi uzigcazelanike ubhuti manje
Yeka ukusebenza lapho yoooo😢😢😢😢😢
Lomama akabukeki nakahle😂😂😂😂 yhooooo
Haw uyamazi yini?🤔
@@makathinidonda890ushilolo umfana uthi lomama akabukeki nakahle
Eyokungabukeki nakahle😂😂😂😂😂
Imali esheshayo iza nobungozi asixwayeni ma africa amahle 😢😢
Bupayer malin boss
Yimkhovu le ayizala nogogo
As for wena presenter before we comment please have manners why are you telling igama lomunt lesbongo lendawo please let your bosses train you how to protect these people futhi your video inomsindo in future fix your video sound
As for wena 😂😂😂😂
thank you 🙏 to dat
If uwalandel ama videos kukhona la ekuchazwa khona ukuthi aksiwo amagama abo angempela
Udlala ukuqina lo presenter uphapha lokhu okubi angazinto abayicoshephilena kwa Thuleleni tv
Kukancane kuthi umuntu wesmame athole izingane after the age of 50.
Angitsi lenhlanyelo I fresh angabàmba.ikakhulukati makanatsa timbita
Ngisho 70 kuyezenzeka ayithole
Lomama inyoka yalobaba lomfana uzalisa Inyoka
Yes the boy is young its possible ukuthi amuthe
Abandwana ,,,, it's your blood....batwele ngegazi lakho buti wami....💔💔
😂😂😂izingane ezabo phela angithi bayakukhokhela
No mfethu, lendoda iyadingwa ukuliliswa
Cha uyabhora cc ngokudalula amagama abantu usuyacika nje
Akabukeki kahle lomama😅😅😅😅
Bathwele sraingt bangcolile abaoshwe
Oh Nkosi, siphila kwintsuku zokugcina
Iyooh ngiyayiqala kuyizwa enjena
Bathwele laba
Nami ngicabanga kanjalo
Kunjalo nje akujiki aykho into enje
True
😮Boy isho ekhaya B4 2 late something fishy bayimhlobo bani vele
Kwakungamele uvume amanyalalawa umuntu omdalakangaka khonalokhonje ukuthi u one day amanyalanje awufakingisho i condom kunzima emhlabeni
Liyabhubha izwe angeke, umuntu wesfazane, umuntu wesilisa kuyefana
Usuke umfihlelan ubuso umuntu muzojik umemez igama lakh wen awnabuciko
Okuhle watshelwa kusukela ekuqaleni abafihlanga yin ekukhalisayo
Usebenza engadini ngempela mfowam😂😂😂😂😂😂
Umunt ono 55yrs akasenamaqanda,akasachamseli😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Akekho sure uyalingqnisa
Uzalela kwesiphi isibhedlela ,lomfana ulala nemikhovu ,,badla inzalo serious
Yerr ustrongo mfo umithisa xhegwazana ka ngaka😳
Ezakho wena lezo ngane akunamuntu wazalela omunye incala elalo baba
Ufisa ukuthola umsebenzi ofana nalo 😂😂😂
Mmmmm ubafo uqashelwe ukukhwela nje,inhlahla bafo ukuthi umane uqashelwe ukuzobhebha nje
Noma abatholelile izingane basamfuna kunenkinga lana
Umfihleleni kanti uzothi azichaze futhi.. Mxm... Hlonipha abantu cc please..
Ungazithathi izingane.. shiya ngoba usuwenzile umsebenzi.... Noma bacele ukuthi abathole omunye ozoqhubeka nomsebenzi
Isthwalo nje lesi weeee saze savelelwa emzansi
Kanti y ubize magama abantu, akangazilahli lezingane ubayeke bazikhulise might be uvalekelwe izinto zakho uke uye kwababonayo ba checker ukuthi akusiso isithwalo yini lesi because kyasolisa😊
Ai wheee maqinas why umfihlile if uzophinde usho igama lakhe😮
Kunzima kulomhla mg hlezingithi nginenkinga uma usuzwa istori somunye umuntu ila ubonakhona Cha awunazonhlobo yhoo ayi shem kunzima bhuti obhekenenakho akukuncane
Like this job
Nkulunkulu akabalahli abakhe phephisa bhuti😢
Uyasebenza Boy umsebenzi uyabonakala
UJehova maka qhede ngalomhlaba ngeke akusase yintsuku zoku qhina lezi manyala but nasendulo beziyenzwa but befihla abadala.
Asibonge ukuthi iNethezeka TV ingenelele ngosizo kulomntwana odlala owethu. Awu! Baze bangcola labashadikazi bo! Impela amathanga ahlanzela abangenamabhodwe ngendlela abadlala ngemali ngayo.
5k mungen kabili nje evikini hamba no 10 k haaa
😢😢😢
Bafethu kunzima emhlabeni ongakaboni sophinde abone
😢😢😢
Uyisilima wena mfana ungayomithisa ugogo ya cha ndoda 😮😮😮😮😮
Lobhudi ulaliswa lomkhovu akaso mfazi kahle kahle njalo bangabe besebenza ngenzalo yakhe Lobhudi
Awukhuzeke wena cc uyeke ukubuza amagama awuzwani nengubo emhlophe kuwe
Sicela ungababuzi abantu amagama abo kuze uvikele isthunzi sakhe eyi bakithi limntwana udinga canceling nje ngicela nimsize😭
Canselling iyadingeka sure
I think aksilo igama langempela
Bathwele ngawe nkosi yam 😩😩
Bathwele ngawe. Those kids yimikhovu!!!
Yooo yabona inhlupheko 😢💔😭
Wahlangana netimbila titfutsa.kodvwa mase utsi akabukeki.cha phela uya enjoya
Since bekukhokhela akalula ukuthi uthole lezongane back, kunalokho mawuphoqa izinto hlambe ungagcina usulimala Kona ke sinzima istorty Sakho engathi ungasizakala
Uthola izingane eso 55yrs😮ayboo
Uthwele lobaba nalomama
Ei mhlambe bathwele ngesidoda sakho labo bantu askies Boy engathi ungasizakala xem. Ngyayiqala into enje😮
Wena musa ukuvalelisa. Phelela emoyeni. Bazothwala ngazo lezingane. Wena shintsha ukwenza . Labababili sekwanele abantwana banele. Uzolimala uma ushiya kahle. Bayokukhiyela endlini ngeke uphinde watholwa. Babonile imbewu yakho iyasebenza. Uyofika nini ku 10 children. Yizwa bafuna ingane zibeningi egcekeni..Ayikho leyonto . Bayazazi inzalo abanayo. Kodwa mfana wami bathwele lababantu. Lomfazi ungathola ukuthi naye ozozala ingane zokuthwala..Nanka amabusiness. Awokuthwala. BALEKA ungabe usavela,uma bekuthola ngebhadi uthi awusafuni uya emaphoyiseni. Ufake iProtection Order uma bekwazi kini
Hhayi bo thina sibulawa indlwabu kulamakhaza kunabantu abathola umsebenzi omuhle kanje.
Ay kwaze kwabuhlungu kumnandi kubi
Bathwele ngawe ndodana baleka ungabe usabheka emuva