Yabona Uma ushwi engasebenzisa umqondo balungise lento nomtekhala babuyele ndimeni ngyakutshela kunganyakaza umhlaba wonke nge album nje yokuqala bengaze beshaye ne golide
UMtekhala uyayaz imali uShwi ubedliwa nje namanje uyadliwa bathatha R7 k bangcwaba umuntu uShwi akatholi twa ay akabaleke uShwi uyazi kakhulu imali uMtekhala
Mina ngthanda ukbonga Ku THANDAZANI the maskandi artist eyaohumela obala ngokut nizame ukulungisa and leyongoma Ka Thandazani iyasbonisa ukut izwe linithanda kanjan lungsani nobaba besizwe
Cha lo Baba unamanga nje eyip ingoma ayibhala ngoba umthwalo no shwi bayazibala but yen nje unamanga nje lo Baba fut kunezinto azibalekelayo Uma ebuzwa
Wake watsho u Shwi ekhuluma ngokubhala ingoma ethi 2003 no 2004. Abantu bayathanda ukukhuluma bekhulama into okungesiyabo and naloyonto eyikhuluma ngendlela engasiyo
Into engithanda ngoMtekhala akamkhulumi kabi uShwi.
Lo baba uhlakaniphile ngisho echaza, uchaza into ehlelekile. This is a true leader
Mntekhala no Shwi nina niyadingana nobabili akekho owenza kancono engekh omunye
Qiniso lelo
True ❤
Manqele Mfowami uyabona ukuthi iMali iyimpande kaSathane yazi lamadoda aye National team ka Maskandi 😢😢
Mtekhala no Shwi niyadingana bo bhuti futhi mangiyizwa inkulumo yakho ayikaze yaba ne nhlabathi kusukela, buyani maqhawe akithi kumanje akuhambi kahle kininonke maningekho nobabili
Ngathi bangabuyisana obaba, Banesisindo mabendawonye.. Into abayenza kule ngoma ka Kid X 🔥🙌🙌
BabuMtecry useya ngokujwayela lesimo useyakwaz ukukhuluma kusanda kwenzeka impela kwakungavumi ukt akhulume ngalento nakuba wayekhuluma kodwa kwakunzima
❤ iyahlonipha lendoda
Kakhulu
Kodwa ekuqaleni umfoka Dludla wayibala ingoma ezabhalwa nguMtekhala uShwi akeyeke amanga nenhliziyo embi
Cha uyamsukela wath azilungisa sezibhaliwe..
Mtekhala ayikaze yashitsha inkulumo yakho kusukela ekuqaleni,Shwi ngathi unegqubu nje,icala uyaliwina mtekhala ngoba akanankinga yena
Seconded
Thank you to Perfect TV for documenting history of one of the greatest Maskandi groups in SA
Danki Munt' ekhala. Kukancane umuntu akhulume kahle ngomuntu ebekade esebenzisana naye Uma sebehlukene
Siyabonga Perfect TV ngokusifunela umlando ka Shwi no Munt’ekhala.. kuyigugu kumbali kaMaskandi
Ngyayithanda inkulumo kamtekhala ineqiniso
Baba uMtekhala inkinga yaqala mhla ulokhu uthi asiphume la singene la bese ungabulethi ubufakazi lungisa lokho baba
Yaz shwi nomntekhala yanghlukumeza kakhulu eyokhlukana kwenu ngaba umculo wenu ngangiwthenga ksuka phansimaze nahlukana
Kahlekahle uMtekhala yilenhlobo e counter ama invoice bese ihlongoza i striker emsebenzini..😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Siyabonga Bhuti DUYAZA 🙏Kodwa Lento iyisifundo KubaCuli abaseBasha Ukuthi MA UCULA UNGASEBENZISANI NOMUNTU NGOBA YEYI AMA RESULTS ABA BADLY**NOMENZI NAYE WAPHUMA NGOMUVA KULABO ZAKESEBENZISANA NABO YEYI KUNINGI NOMNTUYENZIWA KWASHUBA 🤞Kodwa Mina ngibona Uma BeyiXoxa Lendaba Mhlawumpe IngaLunga 🤔
Yabona Uma ushwi engasebenzisa umqondo balungise lento nomtekhala babuyele ndimeni ngyakutshela kunganyakaza umhlaba wonke nge album nje yokuqala bengaze beshaye ne golide
Muhle umsebenzi enisenzela wona Perfect TV 👏🏽🔥🔥
Siyabonga kakhulu 👊
UMtekhala uyayaz imali uShwi ubedliwa nje namanje uyadliwa bathatha R7 k bangcwaba umuntu uShwi akatholi twa ay akabaleke uShwi uyazi kakhulu imali uMtekhala
Wabashaya la baxabane bodwa kodwa i NTU liyashaywa ikhubalo kulendawo abafudisi.
Bayibulala legacy yabo uShwi noMtekhala, bebezoba ama icon and legends of Maskandi but omunye wacabanga impilo esheshayo nokuba acabangele legacy ebekade engayishiya yaziwe izukulwane
Nazo mkhaya 100% sound 🙏🙏🙏
Ngangifunda ugrade 4 beth ukufa akujwayeleki ngyayazi iKhasedi labo lalimnyama lokhu okuda gray libhalwe ngokumhlophe
Ngiythandile indlela ogxile kuyo ngemibuzo noma uMtekhala ebuye efune ukubaleka nempendulo kweminye imbuzo, okunye mfoka Manqele kmele cishe kuyomele kuP2 umbuze la kuneqembu elake lakhishwa u"Mtekhala benabo oMthwalo usobhokweni ngenkathi uShwi wayeboshiwe, elalibizwa ngo Mtekhala Naba Fowabo elakhipha i-album ethi "Wayenzeni uBaba" ukuthola ukuthi lasunguleka kanjan?
Koda lomanyathi wasbulala.
Mina ngangbona ukuth akekho ekohambela kahle phakathi kwenu. Uma ningesiyona leya combination.
Namanje sisakhala ngeqembu lethu lomculo omnandi. Ngisho emalokshini bakupha i attention uma ukhuluma ngoMaskandi wathinta uShwi noMntekhala
Akagudluke lomfo wakwaMaNyathi.
Libuye iqembu uShwi noMtekhala.
Siyabonga Mtekhala mahle amazwi
Into eyaba namandla ukuhlukanisa labobaba was very strategic noma ingabahlukanisa umakungathi umuntu enisebenza naye njengomphathi wenu agxeke omunye wenu bese engakugxeki wena akuthi khahla ngesamba semali ethi loyana uyayithola kodwa akakutsheli ngeke nihlale ningaxabani🤞🤞
Siyabonga bafo awukaze wamsola uShwi inkinga kwawo Manyathi nabo labo asebebambe indawoyakho kuShwi
Kungangcono lamadoda womabili aze aziphendulele ehleli womabili UShwi noMthekala batsho bona ukuthi ubani nobani obhalay.
Ayizwakali lento ayichazayo and akaphenduli umbuzo abuzwa Yona 😎
Mazibuye izinqgwele
uMtekhala umuntu wamanga kahle kahle.
Uma umlalela kahle ungumuntu othanda ukuziphakamisa .Nanoma uhlanganisa iInterview kaShwi noMthwalo basho into eyodwa....umuntu oyinkinga UMtekhala
View and sound 110%🙌🤝 uqhubeke nje bhuti kanjalo
Lo ufana no limit nala
Mtekhaka ukube waletha bonke ubufakaz bokuth umngani wakhe uManyathi wadla imali ngabe akuhlukanwanga
Ey uMtekhala sefuna uShwi nje yedwa akamfuni uMthwalo ngapha uMthwalo kubukeka ngathi ngumnani ka Shwi makuhambe uManyathi ngoba uyimoshile into entle
Inkinga ilapho ke, uShwi uzwana noMthwalo noManyathi kanti uMtekhala akezwana nalaba ababili.
Syabonga bhuti ngokuslethela uMagubane🤝❤️
Ayiii kodwa lobaba ngathu unamanga njee, yini konke okuhle, ama Company ayetholwa uyena, ukuphuma kuwo ama company lawo uye futhi obonayo ukuthi sekuyabheda, HAYIKHONAA ikhona lento eshayamanzi laa
Part 2 awubuye senihamba no Shwi
Sifuna u phethi mkhize owayehamba nomfaz omnyama
UBongani Manyathi waze wayimosha into intlee.Besicela kupart 2 uMntekhala achaze ngeqela elalibizwa ngo"Mntekhala nabafo wabo" aphinda achaze ba kwenzeke ntoni kwiqela uMtekhala noMaqatha noDogzini
kodwa wona umile umbuzo. "iyiphi ingoma owayibhala ku Wangisiza Baba?"
UManyathi uyinja! NoShwi wabhayiza nje
Kodwa ababuysane labantu,banamandla kakhulu mabendawonye futh uShwi noMtekhala iqembu labantu
Mina ngsola yena uMtekhala cs uManyathi ungumngan wakhe n uye owamfaka eqenjin but wehluleka ukuletha ubufakaz bokuth kudliwe imali
Phendula ndoda iyiphi ingoma owayibhala ngoba wathi uMthwalo usobhekweni awubhalanga ngoma
Mina ngthanda ukbonga Ku THANDAZANI the maskandi artist eyaohumela obala ngokut nizame ukulungisa and leyongoma Ka Thandazani iyasbonisa ukut izwe linithanda kanjan lungsani nobaba besizwe
Uboke usilandele uthwalofu namankentshane engaze ashone sithole umlandowakhe kuye
Kodwa uyathemeleza u Mntekhala eish
Cha lo Baba unamanga nje eyip ingoma ayibhala ngoba umthwalo no shwi bayazibala but yen nje unamanga nje lo Baba fut kunezinto azibalekelayo Uma ebuzwa
Nangu umuntu owaxabanisa u shwi nomahawukela akobeniyezwa bese nisola u shwi
Phathaphatha umtekhala🙏🙏🙏
Lendaba mawuyihlaziya uqaphela kahle ushwi Kade kudlalwa ngaye even nomtekhala ubedla amandla kashwi
If umtekhala enabukeliswa kthiwa uRight hayi makaqhubeke yedwa nobukholwa aybona angithi uhlakaniphile yena makasale ushwii nomanyathi no dogzini.we khehla lenyoni qhubeka mina ngokweyiseka shwi
Mfoka Manqele ngcela ukuslethela lapho uNxakanxaka
Iyakhuluma lensizwa kanti noShwi naye uyayidinga lensizwa wake washo wathi liphi iwele lakhe?
Ngabe umfokaMagubane ugcine nini ukukhuluma noma ukuxoxa nje noShwi noma ocingweni nje?
Bayafonelana yini?
Ngoba ethi abaxabene nje?
Mina ngiyoxola mhla bebusisa beyeke ukwehlukana kwemibona eceleni labo bhuti bake basenzela unyaka esingasoze sawukhohlwa
Mtekhala ubuye angaphenduli ngalendlela okuyiyo uma ethi wabhala why engaphikisi lento ethi wayengabhali besesho ukuthi iziphi izingoma yena njengo Mtekhala azibhala
SIYABONGA MANQELE NGOKUSILETHELA UBABA UMNTEKHALA NGISACELA KEWUSITHOLELE UTHISHA OFUNDISA ENGAFUNDILE UMA JAIVANE
Aii lo Baba uyayazi into ayikhulumayo
Khona kwaba buhlungu ngaleli qembu engathi kungasuka umoya wezikhova nibuye nizovalelisa nge Album ke madoda🙏
Manqele enkosi mfana wakuthi ndicela uke usikhangelele uMqabulasheshe uswidi omnandi nditsho ndise Kapa mfowam
Udlalelani kodwa ngoba uMagubane wena mfana
oky igida Ngoma leli
❤❤shwi nomtekhala ngangingazi
Mtekhala akaxolise inhliziyo, kuphelile ngeqembu into engeke isalungiseka le.
Ngingajabula mabengabuyisana labo baba ayeke ukuzwa ngabantu uShwi
Kodwa bafw2 lobaba uyalimela iqiniso ukhuluma into eyomile akunambuzo la lobaba walahlelwa iqiniso Ngoba engafuni ukuxhaphazeka ngiyafisa ngelinye langa bebuyelane no Shwi
Sacela ustholele no shwi mfowakith eyeke ukulokhu ebalekela iqiniso
Woza Part 2.
Ukuze lento izoba nobulungiswa macala onke kungani bengalandwa bonke kanye kanye bezoveza amaSide abo. Kube uShwi, uMtekhala noBongani Manyathi ukuze kuzophuma ingonyuluka ephelele
UMKHWE WAMI LOYO🙌.UMCULO OWAKITHI WESHERPAD
MfokaManqele muhle umsebenzi wakho... Bengicela nje usilandele iHlanganani sazibukuthi yaqalaphi futhi ikisiculele nje khona la kwiTv yakho
😂akasho ngan ukut wabhala ziphi ingoma...
Kodwa lekaMthwalo iyadida ngempela indaba bafwethu, ngoba phela Kade abakhona eqenjini uMthwalo.
Hayi ke!
Thina sijabulela ingoma nje.
Ngathi ubdlile njeee
ngisacela usilethele uthulebuka khoza
😂😂😂😂😂Magubane chaza wabhala ziphi iyingoma??
WeManqele ku Part 2 awumubuze ukuthi zikhona yin inhlelo noma ifiso zokuthi akhiphe eyedwa as uMtekhala nje engaxutshwe nalutho?
Uyawubalekela lomubuzo wokubhala uMteee akafuni kuphuma ame nqo😂😂😂😂
Inamanga lendoda umahawukela kumabackings wayengamile ngoshwi wayekhona nje ufihliskhwele mxm
Ay volume syizwakali nhlobo... next time sebenzisa Mic Lena ewumbhobho
Basazwana ngempela uShwi Nontekhala sibona ngendlela okuvela ngayo igama elithi Shwi Nomtekhala kulengxoxo
Sengiwabuke kaningi ama interview ka. Mntekhala..... uyankanta lobaba aiiii uphinda into eyodwa 5 mins elokho echaza into eyodwa
sacela usilandela nomashelela mfoka manqele mfwethu
Kodwa ubaba akazibali phela ingoma azibhalayo
Wake watsho u Shwi ekhuluma ngokubhala ingoma ethi 2003 no 2004. Abantu bayathanda ukukhuluma bekhulama into okungesiyabo and naloyonto eyikhuluma ngendlela engasiyo
Part2 pls awsheshise mfth sizozwa ukuth bahlangana nini or sebehlangene na? Thina sifuna umculo uShwi noMtekhala
Sicela umfanie qhawe lakith
Siyawakhumbula lamaqhawe
Kant mfoka Manqele nanenzan nDsd ngba asisabon lutho.
Ey unzima umlando womculo basokole kakhulu labaculi bakudala akusafani nalaba bamanje abafike I social media isinamandla😢
Woza Jamludi!
Kambe ngabe uJamludi uyena uShebeleza Mshebelezi noma abantu abahlukene?
Abantu abahlukene.... Mshebelezi ilo oyi leader yeHlanganani
Awsisndezele ikhehla lenyon if lingatholakala inhle inkulmo
Buyisanani yinsizwa nina niculela umhlaba wonke not I south africa kuphela thina eswazin sidumele kakhulu
Kodwa no Shwi ngyasola wayevumelani yena😢
Umbuzo umile wabhalayiphi ingoma
Part 2 uyashoda impela
Lungisani I volume madoda