Islima nje lesi usho nengane yakhe beyondliwa u Bongiwe ngabe uyabonga nje finish..ngokuthi ubabolekile i stezi no microwave no fridge..angboni nokuthi bekazi ukuthi kusetjenziswa kanjani.
Malandela no Gwajo ngiyanithemba umsebenzi wenu ngiyawugcoma you are both firefighters sebenzelani isizwe sethu biiiiiig upppp matwin wethu ngiyanithanda kakhulu🎉🎉🎉🎉🎉
Wooow bafowethu ngithi amaland'alandelelani no izinhlelo zenu ziyasakha kakhulu nime nje bafowethu nginithanda kakhulu uma ni hamba nobabili nginidonsa ngiphansi e Murchison Kwasithole e port shepstone Kzn
Awasekho amalobolo JOJO tank u Bongiwe uyathatha okungokwakhe umhlaka 20 haaah haaa😂 batshele kini awacithwe lamanzi ayisekho inkukhu when it comes to indlu well-done Bongiwe well-done kwenziwa kanje vele
O sugar mama they never learn. Bashiya ontanga ngoba bethi banoshukela bese beya Benny,kanti oBenny are only there for money ,nabo bazithandela ontanga yabo.
@@xolanimpanza9930 cc Bongiwe is even looking younger than baby mama .she is humble lady. The baby mama us looking old is just a no u say she is the one who is old .therefore age is just a number cc bongie got good genes . Looking to 3yrs to come how will this baby mama look like imagine she is already tired
@@xolanimpanza9930 suger Mama or not suger Mama. To all ladies never give any man even r1. A man is the head of the family there fore he must provide if not that means he is failure .u as a woman is to wait respect relax wait and see what is he capable off I'm not referring to Ben 10 stories because obviously than small is hungry looking 4 accommodation to live his mkhukhu and stay in yo property. That's why woman must be careful of scammers . If a man is not in yo level u need to pray harder
Why are you doing a police job for the sake of more views and payment from RUclips. Everyone has a right in South Africa, if she wanted the money she should have gone to court not this, Minister Mchunu what are you saying about this, there is an increase where people are harassed by a TV crew and security. This is wrong and until someone dies then they will start acting. This is also trespassing, intimidation and deformation of character, those balaclava guys are not the police, SIRA should act against this as well.
Awphilanga kahle ekhanda wena. Awqale phansi ubukele le episode ulalele kahle ulalelisise ugubhe iygonagona kulezo ndlebe zakho. And if you still come back with the same questions/opinions, go see a psychiatrist, you need a serious mental check up
Abaphume Vele nalo baby mama uyachoma nje ngendoda thatha konke sis Bongiwe babuyele emjondolo
👌👌 wise mom waze wahlakanipha kulokuthandoke ekugcineni ❤❤❤ okusele ukuthi uthole izinto zakho nje zonke futhi kwazingubo owathengela zona uzithathe 😊
Malandela nogwajo please sizani lomama umuzi ubuyele kuyena nemali yakhe please ngiyawazi umsebenzi wenu please ❤❤❤❤
Ukunwaywa ebekwenzwa yingane khona kubhadalwa ngani?
@@ButeleziKel6115True. The translator is not fair. Kakhulukazi ngoba nguye umama owasukela umfana. Uzokhokha nini for the services?
Uyageza nalo bby mama omubi sies😅😅
Hamb mama uyokwenza elinye ikhadi
E❤😅
Sanibonani le crew ye Nyoni TV.....Doing the great job.....we love you guyz
SiyBonga bafethu ngecrew yenu ❤❤
ayipheli kahle eyigogo
USbonelo akakhokhe imali kagogo ayeke ukusa ngamany amzwi ubehosha nogogo ukuze ondle ingane yakhe.Bafethu yekani ukuziphoxa nalomah wengane u useless ujabulela ukondliwa ngemali yomuny umuntu wesifazane.Mbopheni usile uSbonelo
Leligwinya elinguma wengane. likhuluma too much😂😂😂
Ngwanyana ona ke setlatla iyooh
Waze wayslima u mawe ngani une pride engekho I can't wait for part two
Akasile lomawengane ekhanda
Ayikho lento yiskesh vele
Ukhona umuntu wesfazane okhuluma kangaka. Waze wacika mawengane
@@thandekazondi6084 stole asikho lanangyasola
Ngidinga isphetho ucc Bongiwe le boyfriend yakhe isiyamqola hambani bafana ngyanazi konke kuzoqonda ngifisa abaphuce konke bese beyozifunela eyabo indawo
Uma nje ngingathola inja ebukhali njengomawengane ngeke kungene lutho ekhaya for ukuphepha.
😂😂😂😂
😂😂😂😂
😂
😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
Akabazi kahle U Malandela no Gwajo bazobuya nayo lemali nendlu aphume nalo mama wengane onomsindo ngadela mhla bebuya nemoto yaloya cc bayesebenza lensizwa 🙏👋💙
USbonelo uzanyelwa impilo engcono ngo uber yena ufuna ukuyolobola ngemali ekungeyona eyakhe yooo isilima shyme any way bhuti Gwajo nawe bhuti Malandela niyawushaya umsebenze wenu thank you❤❤
Part 2 plz
Uyisebenzele angithi ubelala nomagogo?
Yazi lobhuti kwakumele akhulume qiniso ucc bezosiza aganwe beqhubeke bezijolele hhay lento ayenzile
@siyabonganonkosi Ushilo ukuthi, the lady approached him. Yena wayengekho lapho.
Mase belobolene bazodlani mnx izilima lezi
Eish umawengane unomlomo kabhabuli omanzi awuvaleki ismaku senja, indoda ibizenza ungqesta ikati laseWema, ucc Bongiwe ebenza ubuntu ngothandiweyo wakhe isifundo usitholile angeke ephinde, Zingqwele Gwajo n Malandelela nginithanda ukubhubha❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉👋 sicela pls Prt 2 esexoshwa upepepe undodayami sebegoqa imisila bephuma 🙏
Ungasashongo muntu wabantu.
Umzwile uma esethi i phi ay phi ay 😂😂 ..uyabuza umalendela uthi yini i phi ay phi ay😅
Umama wengane impempe, ngiyambongela ubhuti esayolobola
@@SibongileMavus9 athi ubhabuli I Pipi 😂😂😂🤣
Isilima sendoda siyo lbola ukhamisa ngithele wo nompempe tjo!
Yoh mama wengani akasakhulumi into angayazi yah bicifa hlakaniphile lendoda Malandela nawe Gwajo nethimbalenu niyasebenza mpela🤞🏻💪🏻
Bafazi eish asingathengi uthando emadodeni abasifuni laba bafuna into zethu
Truly speaking love is blind. At times you help from the goodness of heart not knowing that you are used. This should be a lesson learned well
Gcizelela ezinganeni ngoba akujwayelekile untanga wakho akugile kanje
Asingadakwa luthando empeleni kubi
Eyyy mina aangaz ngempela bantu besifazane siyofunda Nini yooo!
Honestly speaking bantu besifazane masifundeni kwi mistake zabantu siyeke I ukunika amadoda konke 😢😢
Waze wanesdina umawengane, ngathi kungakhona omvala ngesbhakela emlonyeni! 👊👊👊
Unesdina
Cishe ngashaya locingo lami ngesbhakela ngithi ngishaya lozi mfemfemfe womlomo oshisayo.
@SibongileMavus9 🤣😂🤣😂
😂😂😂
😂😂😂😂@@SibongileMavus9
Umama womtwana akasemubi nje nokuphapha 😊uzobuyela emakhaya mantuthu
❤
😂😂😂Mubi shame yigwivi
😅😅😅😅🙆♀️
@@harrietndlovu6531 Udoti westuff🤣🤣🤣
Baby mama uchoma ngecard elinemali ekungeyona yendoda ukhuluma nakakhulu enjalo skolo asikho xeim akaboni kuthi lendoda ayinalutho 😮😮😮😮😮😮😮ngicela nibuyisele indlu kusugar mama she's a wise woman xeim ❤I trust u team kwenzakalani 😊
Akabuyise imali yakho sisi Wami maqede ubakhiphe nakulendlu abahlezi kuyo nentombi yakhe babuyele emjondolo 😎
Maybe uyibhalise ngegama lalomfana. If indlu eyakhe, why didn't she evict him?
Akuve kukuhle ukuthula kwesinye iskhathi especially uma Indaba ingahlangene nawe. Hayi cha losisi uyakhuluma and uyamemeza. Well done kumama
She doesn't know,wht goes around cones around. 😂😂
Umawengane besingekho isdingo sokuphawula Mina ngabe ngizvalele ekamelwen,Gwajo❤Malandela❤
Ubanga isicefe 😂😂
Umawengane ubone ama-camera, wazibona esevele ku-tv wathi nje ngibonwa yini.
😅@@MinathiGama
Yaz uyena omoshele umjita kuze kuvuke Zonke lezinto Kube ibethule nje ngabe akufikanga nasekutheni baxoshwe endlin lomama usamthanda lomjita
Uyihlabe esikhonkosini lapho nsizwa yamabutho. Lomawengane uyishobolo nje engingazi lathathwaphi.
Awuthule mawengane 😂😂😂😅...awKahle
Eish😮😮 abamkhokhe ngaphandle cos nalendlu aksiyona eyabo
She needs a dark tape
waze wayiscefe wemaa wengani😅😅
Mama wengane 🤣🤣🤣ziyaphuma impahla, imali iyahamba,uyaphuma endlini uthi uyathanda ukuphuma kucamera yoooh,mina ngibe ngizocatsha beqedelane,leli Tsotsi abafazi balo ububi bonke.
Uthanda ukuziveza nje lomawengane,ibingamdingi nje lento,uyazifaka nje....uyazisanganisa
Yaz lezikluma eziwumawengane ziyacika nokuthanda ukukhuluma. Wamuhle sugar mama.
Inunu engafi yaze yakhuluma bo😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
Impempe 😂😂😂
Yeyii! 😂😂😂😂😂😂😂
😂
Inescefe nje esmuncu
Ngowesbili ukubuka I episode ye Nyoni tv 🎉🎉🎉🎉much ❤❤❤guys
I would love to see baby mama in the second part 😂😅😢😂😂😂 kulapho azothula khona,Bongiwe was wise in house papers
Now the joke is on the lobola man😂😂😂😂😂... What a clever woman.👌👌 His leaving the way he came in 😂😂😂😂😂
Asizwa lutho ilabonompempe ababili tjo.
I LIKE YOUR COMMENT ❤
Baby isidomu..sithi sizolotsholwa ngemali yomunye ucc..uhleli endlini yakhe..icard uthi likuye akazi umthetho usebanza kanjani..isoka ligqoka yena ..uzenza umfazi nengane engahlawuliwe..😂😂😂..baby mama is a joke
Islima nje lesi usho nengane yakhe beyondliwa u Bongiwe ngabe uyabonga nje finish..ngokuthi ubabolekile i stezi no microwave no fridge..angboni nokuthi bekazi ukuthi kusetjenziswa kanjani.
Malandela no Gwajo ngiyanithemba umsebenzi wenu ngiyawugcoma you are both firefighters sebenzelani isizwe sethu biiiiiig upppp matwin wethu ngiyanithanda kakhulu🎉🎉🎉🎉🎉
Umama wengane omubi,ogugile and isigebengu
Yaz mawenganecuhlulwa u Bongiwe nje😢😊
Ugugile impela nje naye mawengane
Udlulwa mama nje
Ngabe uyathula umawengane ngoba uphoxekile ubaba wengane akana twaaaaa, kwayena uzohlupheka nengane yakhe.
Ithi ubeyomlobola isphukuphuku ke leesi
Wazewakhuluma jesuumawenhane ,non stop.Malandela ,Gwajo siyanethemba.siyawazi amagalelo enu madoda ,ecela u part 2 esephuma ubhuty nempempe yakhe
Njeeee
Waze wahlakanipha mama sicela part 2 sebebuyele emjondolo lo cc ucabanga ukuthi mephethe card ngeke iphume imali😂😂
Ngendlela adelela ngakhona umawengane ungathi muhle kunogogo kanti ugogo uncono😂kunaye
😂
Lomawengane uzo luza strong njengoba epepeza kanje. Ayy kuzohlehla amalobolo umshado uyaphela
Bengizothatha umbhede bese izibona inunu ngafi
Baba Manzini Sengwayo ohh Nyamakayishi ishangababhebhezeli singabakho Makhoba singabakho Kade sakugcina kayise 🙌❣️💯
Amazing episode Gwajo loManqandela we can't wait for episode 2
Malandela bhoza yam imbuzo yakho inobuchule nobuhlakani, keep up the good work my brother
Big up,kwi Nyoni TV nethimba.muhle,umsebenzi.
Hooray.azibuye izinto okuka khesari kubuyele kuyena asale umawengane nendoda engenamali thula wena mawengane nezikluma zezihlathi
Isikolo siyafuneka, bhudi lomama wengane alicabangi, mama uzothola okuthandayo shiya izilima and make sure ziphindela emkhukhwini 😂😂😂😂😂
Wooow bafowethu ngithi amaland'alandelelani no izinhlelo zenu ziyasakha kakhulu nime nje bafowethu nginithanda kakhulu uma ni hamba nobabili nginidonsa ngiphansi e Murchison Kwasithole e port shepstone Kzn
Isilima.. Mawengane ulwela indoda ebgenalutho😂😂 bhuti phuma endlin yabantu😂😂😂
Yisho uligede umphuphe 😂😂😂😂
Uyasaz neslima...😂😂esingenangqondo...
Iya Glower ewu Malandela 😍😍😍😋
Thatha konke okwakho Sisi
Good cc bongiwe wasimela sibogogo bafunda ama fake paper laba bazoyeka lokudlala ngothando lwethu ababuyele emjodolo 😂😂👏👏
Waze wayisilima wemawengane
Bosisi, kakhulukazi abangontanga zethu, hlukanani nokuluthwa wuthando bese nithemba izahluleki.
Wemamah mphuce everything loskhothen wendoda uzelakimi ngzokphatha kahle mina ❤
Askies cc Bongiwe..umuhle xem u will find love again..
Welcome back Gwajo ubuyile emehlanyeni
Part 2 pls Gwajo &Malandela
Siyabonga wemalandela niphelele namuhla ungiphathele u❤ wami gwajo
Part 2 please Gwajo noMalandela 🙏🙏🙏
😂Abaphume endlini lemigulukudu ondoda yami. Weee mma 🎉wengane indoda eyentethe yona ehlala emhlane wenye. We ndoda yami 😂😂😂😂😂
Ngamane ngihlale ngishimile,soze ungibone ngithenga uthando ngemali Yami🤞
What if imali iningi?
@siphomogale779 akukwazi ukuthi ngingathenga ngayo u love never 😁
Isende elikhulumayo mtakama😅
@@nkosinathiocean ngamane uhambe nalo angikhuliswanga nge sende vele😂
@@siphomogale779 ayikho imali mina engingathenga ngayo isende, ngamane ngishime🤞
Ukungasi nje wesalukwazi uyazihleba nje fuseki nje mhlambe unezingane ezilingana nalomfana nje othi wena idoda yakho mcm😢😢😢
Kanti uyahlanya.yini.llomawengane engenalutho nje
Lapho akanalutho😅😅😅
Nala ma pyjama athengwe ngemali ka Bongiwe bekazowathathaphi lo..umemeza kangaka yingoba bese kabatjelile ekhaya nabo makhelwane ukuthi uhlala ku double story eyakhelwe indoda yakhe 😅😅
Locc ngoba uthi indlu eyakhe...kungani ayengezi endlini yakhe ayithenga.
Khona okushaya amanzi
Unamamga vele. If the house is in her name, then why didn't she get a court interdete?
Thanks
Thumbs up Gwajo, Malandela nethimba
Usugar mama onengqondo 🙏🙏🙏🤞🤞🤞 isithuphethu asiphindele kubo ngeke silotsholwe sihlawulwe niks 💔💔💔👎🏼👎🏼👎🏼😭😭😭
wamuhle cc bongiwe
Keep doing good work Lando 's no Qwajo's Cheers guys thanks a lot 💵👋👋👋
😂😂😂😂😂kodwa leligwinya eliwumawengane ngath alihlakanphanga neze
Igwinya 😂😂
Letha imali ubhuti sekuphelile
Ndinazi Ngomsebenzi Gwajo nawe Malandela❤
😂😂😂😂Bayekeni babulalene laba usisi uselwela lemali coz uyabona ukt sekuzojika abakhongi
😂😂😂
Sbonelo usisidwanya mpuphu uhlangane nobaba mama Nyoni team make sure that you tske everything there nothing else we need part 2❤
Saze savelelwa ondodayam ngokuzala nje kuphela awe Jesu😂😂😂😂
Usasemncane akabazi abantu besilisa😅
Hai this lady she is not normal she act like someone who is under influence of alcohol either she is drinking nyaope or something .screaming like that
😂😂😂
Waze wafana nengulube shm umawengane uhlulwa nawu cc bongiwe
Gwajo n Malandelela u r Kings ❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🏆🏆👋
Bayede dawg 😂😂 Abantu besilisa abondliwayo
Hello guys first to comment sengikhona inside unondaba 😎😎❤❤
I commented first 🤪 before you ❤
@@sanelisiweradebe8522 bengicabanga ukuthi yini owo sorry girl i network iyahlupha 😓😓
Ningalwi❤🎉phela😃
@ 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 ngeke silwe
@LuccyMasuku-nc2mk Nguwe who is the first one.
Yoooh Ngeke ngilung umuntu okhuluma kanj 🤷♂️🤷♂️🤦♂️ Baby mom wanasimba 🤣😅
Waze wakhuluma umama wengane Jesus ngathi ngingamsakaza ngempela
😂😂😂 naye umsakazi usala phansi😅
U sugar Mama , ma ka balele uX repo, uzothola, yoke imali yakhe iiphelele, ba pgume nase ndlini le zinja
Gwajo no malandela bigup to you guys i know it's not easy but you are able to handle everything 🙏🙏yoh mfazi unomsindo man
Yisgebengu umfazi kalobhuti futhi uyalwazi udaba lokuthi indodayakhe iphansi🍆 abantu bazibangela ukuhlupheka nje
Umama wengane engabe uzokhona emzini na yoh ukhulumela futhi yessses 😮
Wise move Bongiwe with paper work good girl ,
She is bluffing. Ubezomkhipha kdala if kusegameni lakhe.
@@khosiethabekhulu3497yeah uqinisile weKhosi usesho ngoba ebona kuth kshubile,usekusebenzisa manje loko kuhlakanipha akushoyo kwaseThekwini...
Nesicefe lomawengane khuluma kakhulu uyazi ukuth uyokhokhelwa ngemali yomuny umfazi isiphuku phuku lesi sentombazane. Umawengane osanda kwenzani😮
Asphaphameni bantu besfazane once waveza imali nje umuntu weslisa ufokhasa kyona alube lusabakhona uthando
Awasekho amalobolo JOJO tank u Bongiwe uyathatha okungokwakhe umhlaka 20 haaah haaa😂 batshele kini awacithwe lamanzi ayisekho inkukhu when it comes to indlu well-done Bongiwe well-done kwenziwa kanje vele
😂😂😂😂😂 ayyy awachithwe lamanzi
Love you guys❤
u baby mama yisiyelele nje esingela brains.
Uthando nemali akuhlangani nhlobo
Thatha cc konke kwakho besale oclever bebuyele mjondolo Gwajo love you ❤
O sugar mama they never learn. Bashiya ontanga ngoba bethi banoshukela bese beya Benny,kanti oBenny are only there for money ,nabo bazithandela ontanga yabo.
Angisho kabi umama wengane mncane uma enjena ngathi bongiwe ungu sugar mama fine kodwa bayafana nje nalelidwexe elikhulumela futhi
@@xolanimpanza9930 cc Bongiwe is even looking younger than baby mama .she is humble lady. The baby mama us looking old is just a no u say she is the one who is old .therefore age is just a number cc bongie got good genes . Looking to 3yrs to come how will this baby mama look like imagine she is already tired
@@xolanimpanza9930 suger Mama or not suger Mama. To all ladies never give any man even r1. A man is the head of the family there fore he must provide if not that means he is failure .u as a woman is to wait respect relax wait and see what is he capable off I'm not referring to Ben 10 stories because obviously than small is hungry looking 4 accommodation to live his mkhukhu and stay in yo property. That's why woman must be careful of scammers . If a man is not in yo level u need to pray harder
Thula cc niyakhishwa endlin
Part2 plz sobona umawengane zophelelaphi uKIWI wavele wafana nayo Lena esepolishini weycathulo 😂😂😂
Uyazisanganisa lomama wengane ngath ingqondo yakhe ayisebenz uzifak la engangen khon she failed to keep her lane.Kwayena usakaza ikiwi ngob ebona abanye
Angmazi nokuthi uze abize abantu ngama kiwi nje wenzani coz usugar mama ungcono kabi kunaye.
❤❤❤❤ big up Inyoni TV❤❤❤
😂😂😂ksazomele ingincenge namhlanje ebsuku😂😂😂inja yegame umawengane nobubi
Mawengane ukhalela lendoda engenaluthoo sissy
Waze wayislima u baby mama yoh🧠👌
Kakhulu
Part 2 pls guys sibone makulandwa impahla babuyele emjondolo bhutiza noma wengane
Why are you doing a police job for the sake of more views and payment from RUclips. Everyone has a right in South Africa, if she wanted the money she should have gone to court not this, Minister Mchunu what are you saying about this, there is an increase where people are harassed by a TV crew and security. This is wrong and until someone dies then they will start acting. This is also trespassing, intimidation and deformation of character, those balaclava guys are not the police, SIRA should act against this as well.
I think if Police and courts did they duty this wouldn’t be happening
Awkahl ke kwindlu yabani vele
Awphilanga kahle ekhanda wena. Awqale phansi ubukele le episode ulalele kahle ulalelisise ugubhe iygonagona kulezo ndlebe zakho. And if you still come back with the same questions/opinions, go see a psychiatrist, you need a serious mental check up
Bafo thy a right 😅
Kyafana ithatha Kude eyamaphoyisa sidings Abantu abanjengalaba benyoni TV noma XRepo zvele zikhale Kube Kanye ne Kingzoso ayincinyana meseyodlisa obaba bengane ngenkani niphephe Bo nginthanda nonke
Hawe Jesu naze navelelwa ibhinca lamawengane ikhanda liqine ngqiiiii hau😅😅😅
Uysilima mama wengane ufuna ukulotsholwa ngemali yenttombi kungenzeka nalelo card selivaliwe uphethe into engakhulumi
Hayi cha,sodinga u part 2 lana please best presenters
Malandela and gwajo hi❤
Siyabonga gwajo hawu bakithi niyasebenza.
Akenidedele umah wengane no cc Bongiwe bethintane😂😂 ,bayekeni bethintane😂😂
😂😂😂😂Kanti amantombazane asemakhaya asaba nje😮asekhuluma amadoda ekhuluma, umawengane bekungamele bamvumele aphume , nani bomama abadala musani ukuzidayisa ebafaneni ngemali nangama kiwi enu engabe ninakekela abantwana benu niyalunga
Mama wengane buyela emeplazini, indoda yakho ayinalutho nalezo ndonga ngezikabongiwe hamba uyogeza emfuleni😂😭
Haaaa ku rough heyii hoza Monday part 2 pls