Owaye umyeni wami wathwala ngazo zonke izingane zami | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1-EP42
HTML-код
- Опубликовано: 24 июн 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala - Развлечения
Sawubona we King Schaka,
Ngithemba uphilile,hayi Nathi Siyaphila,
Bakwethu ngicela uthando lwempilo hayi uthando lwemali ,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge, impilo Dankoo ❤...
😊😊7
Dankoo, bakwethu,
No comment. GAGASHE kubi lapha emhlabeni. Ngibomga u miss J ngokudlubulumdela ayothola ukuthi kwenzekani. BAZALI sesadlula isikhathi somusa sikankulunkulu. Lesisikhathi esiphila kuso esamadimoni. Sesiphila nezilwane ezibukeka zihabantu. Akusekho ukuphepha emhlabeni. Amabandla nabefundisi nezigwili konakelenje bakwethu. Wenantombi awunacala nabazali bakho babengazi. Ngicabanga ukuthi sekumele kuyohlolwa ngaphambi kokuthi kugananwe. Kungajatshulelwa izinkomo kanti kujatshulelwa ubumnyama. Ngisho abazali babengamkhethelanga lomntwana kodwa naye wayengeke anqabe emntwini okhombisa uthando futhi engaswele. Kodwanje kubalulekile ukwazana nonkulunkulu. Akhona smabandla esafiks ekhona emhlabeni namanje asadumisa unkulunkulu futhi ayaxwayisa ngemikhuba kasathane. As8luhlole manje uthando olumnandi kakhulu bakwethu eyi sengyasaba nam8 ngididekile akekho umpetha lapha emhlabeni.udinga usizo usisi noma abuyele lapho ahlola khona hleze asizakale impilo yakhe ingami iqhubeke. Mina avengisaba ngoba ngazi abantu abahloniphayo bebe benemali ngezinga, bayakholwa futhi abaphuthi esontweni. Ngazi nabahlonishwa umhlaba wonke kodwa bangcolile futhi ma ungazama ukuxwaysa ngabo ungaba yinhlekisa enomona negula ngekhanda. Ngiba njengoba bedume kahle umhlaba wonke bathobekile futhi bayamazisa unkulunkulu. Kungcono laba abandizela phansi abatabalazayo. Kodwanje mina nagithembi muntu ngiba ababhaliwe. Akamemezeli umuntu ma eyothwala. Nalaba abazamayo bangathwala ngawe ngoba akekho umuntu uthandayo ukupatanisa akumnandi. Kumnandi ukuphila kamnandi emhlabeni. Engingakusho wonke umuntu akalungise umsamu wakhe aqine avikeleke kulemukhuba egcwele izwe lonke ngiba nabelungu bathwele so nje kuyabheda ezweni standard
Nathi Sigcwele ngawe we King ,you rock the show 😊
Eish okubuhlungu ukuthi abazali yibo abakukhethela indoda.
Anyway kuloyo ongakasindiswa angasizakala ngokusho ukuthi NkosuJesu ngena enhliyweni yami ungenze umntwana wakho ngyakholwa ukuthi wafa wavuka ngenxa yezono zami ngyakholwa ukuthi wafa wavuka ngenxa yezono zami iba inkosi nomsindisi wami Amen Romans 10:9-10 john 1:12
Sengathi sebebaningi nabantu abathwele izikhathi zokugcina ngempela.Syabonga dadewethu ukusiqwashisa .uJehova akuphilise nomntwana wakho osesele aphinde.akubhandishe amanxeba
Ey as for kzn yooo Amazulu ngiyawesaba mina😢
Eish its very sad😢@@thokoirance380
Morning bhut King, mmmm umhlaba esphila kuwona unzima njalo uyahlaba😢
MORNING KING SCHAKA UBULISWA NGUBABA KA FAITH FROM ZIMBABWE E TSHOLOTSHO LIKE BHANGAMANKUNI EMZINI OMKHULU KO MZANYWA NDLOVU NGITHI NIYIBAMBE KANJALO
Kunzima sheim so yena lotata uzixelele uba kanaxesha labantwana kuba unabo bantwana ebafazini bakhe abathandayo lo umtshatela kuba efuna uzala ozotyeba more😭😭kunzima sheim🤞
Bakwethu engath kuhle ukuzizabalazela empilweni,
Ukuzabalaza angikuthadi
Kakhulu sisi kuhle ukysebenzela
Yebo ngiryt nginje and ngsaba ngisho indoda
So sorry babe ❤️🩹 you're telling a sad story hle 🫂
Diddy weee
Siyabonga sisi inkinga nani bantu besifazane liyayithanda i life eza kunina easy lomuntu ongenalutho azizamelayo nge life yakhe alibafuni Abantu abahlanganisayo lifuna bona laba abahamba ngemoto lingazi lokuthi imoto yakhona ifike kanjani kuwe Abantu abafundi ngani kodwa ayikho impilo elula la ngaphandle zitholele umadonsa nyawo wakho lisebenze nzima lithenge imoto Engela Gazi phakathi ngoba lalezo ezi easy azi last ma umnikazi EFA Ufa lentozakhe ... it's painful coz kujika kusetshenziswe imiphefumulo engelacala kukho konke lokhu kukhohlakala kwe easy life
Kuthiwa no snethanaye ngingamenzani usnethanaye wuuu shame you are not my type bathole amatype abo bese kwenzeka kanje
Kwaze kwabuhlungu eyi bantu benkosi lezithwalo ezafika ziyayimosho izimpilo zabanye abantwana phansi ngezithwalo phansi
❤King ofKings ❤ayibuhlungu lento yenziwe ngulo utshatelukondla izithwalo zakhe ngabantwanabomntanomntu kantiuTixo uziqu zithathuzisebenza zozithathu,😢😢😢😢😅
Nithwalelani ngomndeni kanti Lemali nizoyidla nobani maZulu akity?
Kunjalo ucabange kahle.
Kubi ngesithwalo
Hayibo kumele bathwale ngobani? Benzakahle bathwale ngengane zabo, nemindeni yabo. Hayi abaqhubeke badle ngengane zabo.
@mjeyngubane yey waze wabuza impela...
Haybo lobhuti angathini ukufanisa omunye umntwana nomama Jack 😮
Aybooo....strong cc ngabe sengaba iphara mina weeeeeee
King Poor phendula llozzzzz ugqoka kusiphi isitolo?😊
My King ❤❤❤ndiyabulisa from Midrand .
Nibuyaphi kudala snilindile
Ei nkosiyami cc kwabuhlungu bakithi 😢
Mr luqha unjan why ubuza igama lesivakashi ekubeninisvale ubuso? Phela mele ngabeniyamfihla
🎉🎉i love blaqlife tv❤❤❤
Me too❤
Sesi go tloloka modimo o gona ke leboga gore otswele mo go monna o GOD BLESS YOU AMEN
Please stop asking those people their names
Worse they hide their faces but they ask their names
𝐁𝐚𝐲𝐚𝐭𝐡𝐚𝐧𝐝𝐚 𝐧𝐚𝐛𝐨 𝐥𝐚𝐛𝐚𝐧𝐭𝐮. 𝐌𝐚𝐰𝐮𝐧𝐠𝐚𝐟𝐮𝐧𝐢 𝐧𝐠𝐞𝐤𝐞 𝐛𝐚𝐤𝐮𝐩𝐡𝐨𝐪𝐞𝐥𝐞
1000% ngembuzo bhuti syanelisela
Molweni be2na yhoo udlule ebunzimeni sana ngekhe . Ubekhohlakele umyeni wakho ngekhe
Empangeni kwaNongoma?
😂😂😂
Umuzwe kahleee😂 😂
Nami ngixakekile yazi
😂😂😂😂😂
Yoh Hai kunzima ungena umtshatweni ngendlala it's not right cz wathengisa ngenzala yakho
Aybo! Ebhanganoma 😮mawdlula ngakithi KoNjoko e Clinic
Kubuhlungu ukuba sothandwen ungaz ukuthi kwenzakalani,uthola izingane ziphelele nje ukthwala kufana nokthakatha
Ibuhlungu indabayakho nkosazana ngithemba bayafunda abanye Inkosi ilawe
Uthando akube uthando ai kuth uhehwe imali ngiba leyomalo usukungayazukuth yaqala kanjn mbokodo askhuleni sithande abantu bethu Noma behlwempu konke kuyokwenzeka ngendlela ilapho NJ indb bafaz
Yeses ...... nokulalela uMndeni sometimes ay uyadidiseka bandla ay
Umntu wesithwalo uvele azicingele yena kuphela ukthi nguye ofanele akphila la emhlabeni
Rea leboha Ausi waka heeeeei ho thata kantle ka mona
what a sad story , xola sisi uberyt yang'unkulu nkulu angakunika intliziyo engophiyo ..back to you bhuty awubuzi wena ugijimela nje iconclusion its seems like you dont even listen to them ..abantu they need a shoulder to cry on..awnaso isneke..plz presenters watch and learn from Stufuza .. but we still enjoyed the show so far ..from CPT
Eyi kwazekwabuhlungu cc sorry baby
Second person to comment 🎉❤❤
Sad story 😢
Wawumncane ❤❤❤
Mmmh kwaze kwabuhlungu Cc wam iyakhalisa lendaba
Lunqa mfrthu🎉
Umuntu othwele suke engenanhliziyo nje babolile phuhlu sorry sisi ukuthi udlule esimeni esinzima kangaka walahlekelwa izingane zakho ezingaka engathi losele ujehova angamvikela njalo
Yey mina ngisizeni ngifuna kuyothwala
😂😂😂
Ngiyakukhuza
Ufuna ukuthwala bulala ingane yakho.
@@siphamandlabrian6476 bese ngenta njani
Uzlandela izinkinga zixihlalele😂😂😂😂😂uzokbona okwabonwa uSawuli
Kunzima kwamhlaba kodwa naloyobaba akanakho ukuthula emoyeni wakhe noma anganayo leyomali into ezophela mzukwane wafa
iSoft life iphathana kamnandi muyizela ngobuso🤞
Nongoma awukho empangeni but ke no sorry ngesimo sakho darly
Sanibonane king schaka
Ncese Miss J mbonge nje uThixo ngoba usaphefumula nengane yakho ku rough la ngaphandle girl ey 😢
Sanibonani nonke zithwandwa zami sorry cc kodwa kuhle ukuzisebenzele ngezandla zakho mangumuntu wesifazane zama ngezandla zakho hluleka uzamile ngezandla zakho
Yekelani ukqomela indlala.
UKing uhlulekile ukubuza imibuzo namhlanje. Ngenhlanhla losisi uyakwazi ukuxoxa
Phephisa gal kudlulile konke
Sengani bonke abathwala ngengani uNkulunkulu abaqalekise nabussiness abo ashabalale nemuzi yabo itshe.
Blame your greedy parents for after the reaches of a man who sacrifices his own kodwa one uyoze aphendule
Kwaze kwabuhlungu 😢😢
Mmmm uphole💔
Kunzima emhlabe
Emhlabeni kunjn kanti 😢
Sorry cc😢😢😢
Mmmh ngoba Imali haay 😢
Mholo King uyafika kwamanye ama Province or usebenza ngamazulu kuphela
Phephisa Madam,kwaze kwab hlung.
Kodwa abazali badinga ukufundiswa Ngoba abanye basabambe oludala
Yoooooo awe ma😭
Phephisa Miss J
Sorry mama, lesson learned
Hmmm yabhlungu indaba🥲🥲
😥🙂
Mmmh😢😢😢
Miss J though
Bhuti wami unjani wena ngowakwethu
Mmm
Why nibabuza amagama kodwa nifihle ubuso
Udriver kunzima emhlaben
Amathando or ukuthanda imali
IMpangeni noNongoma yindawo eyodwa yini? Nakhu ngidideka
Eii ufana nami ngyadideka,zithin ngampela...
Cha
Nam ngixakekile nj😂😂
Wooo hayi uNongoma ngempela kelo wenza ama supplements thina asiwenzi sigcina ngokuwaphuza nje😁
😂😂😂
Sorry mtanasekhaya definitely you wouldn’t know ukuthi umuntu wakho uthwele i don’t understand why would you sacrifice your kids just to be rich 🤷♂️🤷♂️🤷♂️🤷♂️🤷♂️🤷♂️
kodwa
🙆🙆🙆🙆🙆🙆😭😭😭😭
Kodwa
Empangeni kwanongoma ?
Ebhanganoma
Unamanga sisi akyona nje impangeni leyo .leyondawo ingaphansi kwahlabisa Mtuba mkhanyakude . Impangeni ikude kabi ingaphansi koMfolozi .
UngowakwanoNgoma wena finish
1!😢
Lazy people who doesn't want to work very hard bayathwala 👹👺😈