KWENZAKALANI!!?? FULL EPISODE 25,ULAXAZE IZINGANE ZAKHE EBANJWA EMZINI NOMFOWABO KA-MKHWENYANA WAKHE

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 25 ноя 2024

Комментарии • 754

  • @SimphiweMasuku-vd9wd
    @SimphiweMasuku-vd9wd 2 месяца назад +41

    This young man is a man, may God help him and open doors of success ❤❤

  • @GuguThwala-sr1up
    @GuguThwala-sr1up 2 месяца назад +37

    Nisabheka iyhlobo ngcela ukthatha ugal next year azofunda la emlazi ngizomfundisa. Or mengafuni ukuhlala nami ngingamthengela izidingo zeskole akuso njengamanje. Gugu Durban Umlazi

  • @nkosikhonahose1333
    @nkosikhonahose1333 2 месяца назад +35

    Well done boy ngokunakekela cc wakho bona babenihlukumeza mara babeniqinisa nikhule zingane zami

  • @SiphoXaba-n5g
    @SiphoXaba-n5g 2 месяца назад +13

    Sikwelimagade ahlabayo😢abantu bayasizakala ngensokolo yomuny umuntu💔nginifisela ukubambana njalo nje,Khetha ube yindoda umncane👏Khethiwe umhloniphe njalo umfwenu👏

  • @SthembileShezy-mj7bn
    @SthembileShezy-mj7bn 2 месяца назад +15

    Nkosi yami ngaze ngazthanda lezingane ngobumbano ezinalo. Unkulunkulu azigcine njalo nje mese eziphumelelisa. Sengathi zingamthola nomama wazo or malume bakithi 🙌🙏🤞🤞syabonga kubaba uNgema ubeyindoda yangempela🙌🙌❤️❤️

    • @SibongiseniNgema-vg9iq
      @SibongiseniNgema-vg9iq 2 месяца назад

      Kahle kahle nje vele singamadoda

    • @BahleSobahle-yk4qm
      @BahleSobahle-yk4qm Месяц назад

      Eish okubuhlungu nje afetshelwe umuntu omqoqe kanjena 😢🎉thixo anibophe ngebhade nje lomoya❤

    • @Ntombi-j1o
      @Ntombi-j1o 6 дней назад

      Usisi nje umaeziphathekahle afunde ikusasa lisemfundweni Sisi unganaki okumhlaba ujehova ngingayeki ukumkhonza batabami unkulunkulu uyozisola ngelinyeilanga nginifisela konke okuhle

    • @Ntombi-j1o
      @Ntombi-j1o 6 дней назад

      uNgalokothi uqome wesisi nganeyami amadoda Ala eThekwini anezinyoka athwele anezilwane Funda ungake ulinge uqome Futhi abangani bayinkinga umngani wakho uyena bhutiwakho lowo konakele kulelizwe

  • @NonhlanhlaMoungose
    @NonhlanhlaMoungose 2 месяца назад +22

    Siyabonga boy uhlakaniphile nangokuthanda udadewenu ukumnakekela shame

  • @SabeloMncube-s7n
    @SabeloMncube-s7n 2 месяца назад +68

    Awuuuuu!!!!zashaaaaa!!!Gwajo yajabula inhliziyo yami ngkubona mtanam

    • @RuthHamane
      @RuthHamane 2 месяца назад

      Gwajo o shap? Soweto Dk

  • @NokuthulaMbuyisa-f5i
    @NokuthulaMbuyisa-f5i 2 месяца назад +67

    Siyabonga gwabini Manzini usungcno mfana siphelilel isibhobo sibonge nenkosi ababekuphelezela Siyabonga my boy siyakuthanda kakhulu

  • @NkosazaSukwana
    @NkosazaSukwana 2 месяца назад +7

    Kwaza kwabuhlungu, mabomelele abantwana sithembe uba ukhona umzali ozofumaneka noba ngumalume kuyobangcono , iyadingeka ifamily member😮❤❤

  • @buyisiwekubheka3893
    @buyisiwekubheka3893 2 месяца назад +30

    Sijabulela ukukubona Gwajo inhliziyo yami cishe yama we love you from Hillbrow jhb

  • @phumigamede394
    @phumigamede394 2 месяца назад +24

    Siyajabula umusuright gwajo I was worried sick ngendaba yakho❤❤

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 2 месяца назад +1

    Thanks Gwajo kwaze kwamnandi ukukubona usuphila kahle kanje siyabonga ukuthi usubuyile siyakuthanda ninoMalandela

  • @NontobekoMkhize-hx6fw
    @NontobekoMkhize-hx6fw 2 месяца назад +2

    Welcome back gwajo syabonga ngomsebenzi wakho omuhle ngithi nje up lapho syaybonga nempilo bakity sphinde sbonge naku 2+2 ngokukuxolela nakumalandela sity nje up lapho muhle umsebenzi wenu

  • @princessnyawo1247
    @princessnyawo1247 2 месяца назад +5

    Ngathi ningamthola umama umsebenzi wakho muhle Gwajo❤

  • @TintswaloKhosa-t5o
    @TintswaloKhosa-t5o 2 месяца назад +2

    Well done brother unothando ku cc wakho❤❤

  • @KevinSaucePhungula
    @KevinSaucePhungula 2 месяца назад +13

    Siyabonga kakhulu ukuzwa ukuthi bazosizakala. Ngifisa Gwajo nimtholele nomsebenzi okhokha kahle umfwethu kwabangakwazi ukumsiza enibaziyo ngiyacela ibuhlungu lento

  • @ntombikayisemarthamyeni4170
    @ntombikayisemarthamyeni4170 2 месяца назад +3

    Happy to see you our Gwajo sibonga impilo Nkulunkulu asigcinele wena our star❤

  • @ThokozileNofuya-fu2zd
    @ThokozileNofuya-fu2zd 2 месяца назад +39

    Upholile u Gwajo ushilo nje no Dr ukuthi uyamxolela siyabonga mfanondala

    • @califonia-5
      @califonia-5 2 месяца назад +2

      ey niyakhohliseka nisho ukuthi aniboni ukuthi bekuyi marketing leya.

    • @thembzahsouthafrica5945
      @thembzahsouthafrica5945 2 месяца назад

      Ayikho leyonto ugwajo ubesenkingeni,akekho umuntu osemzansi angamazi u Dr 2+2 ukuthi uyingozi

    • @NtombifuthiDlamini-l3v
      @NtombifuthiDlamini-l3v 2 месяца назад

      ​@@califonia-5Ayikho imakethe enjeyana.

  • @NellyMartin-ch7gd
    @NellyMartin-ch7gd 2 месяца назад

    Syabonga gwajo usuryt kodwa maningayeka ukusichazela kakhulu malandela.syaluthanda uhlelo lwenu keep it up guys we love you

  • @XMkubukeli
    @XMkubukeli 2 месяца назад

    Welcome back gwajooo ❤❤❤❤ ungasadlaleli ku dokotela omkhulu futhi nje ngimsaba ngingamazi ngisaba ngisho ukubiza igama lakhe

  • @ThokozileSangweni-gb1bo
    @ThokozileSangweni-gb1bo 2 месяца назад

    Syabonga Gwajo ukusinda kwakho bekungiphethe kabi impela kodwa God is Great syabonga uphephe nje we love you

  • @phumelelemthalane8316
    @phumelelemthalane8316 2 месяца назад +10

    Nyamakayishi ishangababhebhezeli syabonga ukwelulama okuhle sibonge nakubaphelezeli abathe bahamba nawe Inkosi noThisha wesizwe sibhlungu kodake sibonge ongabonwayo ngomusa wakhe GWABINI eyaminkosi leyo kwesikaMadlebe👑

  • @theunishuman6916
    @theunishuman6916 2 месяца назад

    Gwajo syabonga ubuyile.Zihlukumezwe umama leyngane kubhlungu unyamalala njani ushiyingane la wafikanazo vele wazi akuzona zalapho uphunembeza kumama.uNkulunkulu anisize aniphumelelise bantakwethu sbonga nokubumbana kwenu senifana neyntandane kodwa niyanakekelana God bless u boy

  • @SilindileMthethwa-v5i
    @SilindileMthethwa-v5i 2 месяца назад +1

    Welcome back Manzini Sengwayo Gwabi Nyama kayishi Isha ngaba phephezeli ❤❤❤❤

  • @sindiso4984
    @sindiso4984 2 месяца назад

    Congratulations GWAJO ngokuphume mlonyeni wesilwane ...Sibonge mkhulu ukumdedela phambili ngempilo mabaphila bantu

  • @NokuthulaMbuyisa-f5i
    @NokuthulaMbuyisa-f5i 2 месяца назад +16

    Siyabonga 2+2 mkhulu makhosi kwande

  • @PhindileSibiya-y1n
    @PhindileSibiya-y1n 2 месяца назад +20

    I thanks God for kuba right kwakho bhuti🎉🎉

  • @GoodnessMalomane-l7o
    @GoodnessMalomane-l7o 2 месяца назад

    Ngyajabula ukukubona uphila Gwajo inkosi yisigcinele wena❤❤💃💃💃💃💃

  • @khanyisasduna8238
    @khanyisasduna8238 2 месяца назад

    Siyabonga Gwajo ululeme bandla,,, umusa kaJehova mukhulu,,, sijabulela ukubona futhi e showin bhuti 🙏🙏🙏

  • @elizabethshikwambana5575
    @elizabethshikwambana5575 2 месяца назад +1

    Young man ujehova uyahlola inhliziyo yakho,uzakubusisa impilo yenu izaqhakaza bazazi sola abahlukumezi I pray niphumelele kukho konke okaJehova akabi ngumlahlwa I c future enhle bambanani

  • @Nkosikhona-y6p
    @Nkosikhona-y6p 2 месяца назад

    Nyamakayishi syabonga ma usululeme, syathokoza Ku👏👏👏Mkhulu Sgadla

  • @TanyaRuku
    @TanyaRuku 2 месяца назад

    Welcome, Welcome Gwajo happy to c you live again..siyizizwe siyakuncanywa mfethu

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 2 месяца назад +1

    Whaaw Gwajo kwakuhle ukukubona futhi ndodana,siyabonga ngokwelulama kwakho watching from 🇬🇧 UK

    • @LulekaSakwe
      @LulekaSakwe 2 месяца назад +1

      Where exactly you live in UK 🇬🇧, coz am in UK too

    • @xolanidecember9981
      @xolanidecember9981 2 месяца назад

      ​@user😂-km9nv2gn1l 😂😂😂😂 ask her😂

  • @busisiwembatha5468
    @busisiwembatha5468 2 месяца назад

    ❤ Asibonge Gwajo .upholile asibonge naku mkhulu 2+2 I'm happy to see u

  • @ntombincayiyana1948
    @ntombincayiyana1948 2 месяца назад +1

    Gwajo ngaze ngajabula ukukubona siyabonga futhi siyakuhlonipha ngesinqumo sakho sokuyoxolisa ku Sgadla.❤❤

  • @GcobisaDanayi
    @GcobisaDanayi 2 месяца назад

    ❤❤🎉 ooohw Gwajo sibonge kuThixo usuvukile🙌🙌

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 2 месяца назад

    Wakhulumisa kwendoda ingane incane,ngenelela smakade kuthokale umawazo,zingamajuba amahle lezingane zibambe ne I salute you kids👋👋👋

  • @Ironspark523
    @Ironspark523 2 месяца назад

    I'm loving this new format of presenting. Ngithanda kakhulu ukuthi you stick to vernacular. Kumnandi ukuzwa ulimi olaziyo ngoba kukhona okungahumusheki

  • @bongiwegalada
    @bongiwegalada 2 месяца назад

    Ooh asibonge usu ryt gwajooo welcome back

  • @nokwandalawula
    @nokwandalawula 2 месяца назад

    Wooow ngaze nga happy kukubona Gwajo siyabonga ukululama kwakho ❤

  • @jabuliletshabalala4758
    @jabuliletshabalala4758 2 месяца назад

    Thanks gwajo muhle umsebenzi wakho yaz besikukhumbula uyayenza into yakho ❤️❤️❤️

  • @BridgetMchunu
    @BridgetMchunu 2 месяца назад

    Alleluya siyajabula Gwajo ukukubona uphila hhey bekunzima kodwa uNkulunkulu nedlozi banawe uze ungabakhohlwa ngane yami❤❤❤

  • @NaLethuNcube
    @NaLethuNcube 2 месяца назад

    Ngiyabonga gwajo nxa sululeme siyakuthanda kakhulu ❤❤❤ sibonge lakumkhulu U2+2ngokukuxolela from JHB Malvern

  • @NtokoMathenjwa-jg5qs
    @NtokoMathenjwa-jg5qs 2 месяца назад

    Halala Syabonga gwajo ukukubona uphila bhut wethu❤❤❤❤.Mkhulu usomandla Ngaze ngajabula ukukubona 😊

  • @EuniceMtsweni
    @EuniceMtsweni 2 месяца назад +8

    Siyabonga Gwajo ukululama kwakho. Ngoba niluphethe kahle uhlelo. Sibonga na kuwena 2+2 ukwazi ukuxola

    • @GauweMashiloane
      @GauweMashiloane 2 месяца назад

      I LIKE YOU COMMENT ❤❤❤

    • @mncedladla8322
      @mncedladla8322 2 месяца назад

      Ngicela ukubuza ukuth ebenani u gwajo?? Ebesegula yin? Since Aya kwa dr 2+2?

    • @ThulaniGumede-pj6wp
      @ThulaniGumede-pj6wp 2 месяца назад

      ​@@mncedladla8322jha kunjalo nje Coz uze wayoxolisa ngenkomo enoboya uthi impela kade kungasezi kahle empilwen yakhe

    • @mncedladla8322
      @mncedladla8322 2 месяца назад

      @@ThulaniGumede-pj6wp ohk thanks for replying... yoh ay kunzima emhlabeni

    • @NobuhleNdlovu-z8v
      @NobuhleNdlovu-z8v 2 месяца назад

      @@mncedladla8322 kakhulu bandla kodwa waphindela kudokotela kwalunga konke okwakumxakile

  • @LindiweKhanyile-ci1nr
    @LindiweKhanyile-ci1nr 2 месяца назад

    Qhawe usungcono akabongwe ongabonwayo siyakuthanda myboy ❤❤❤❤❤.izingane azisale komalume

  • @nosiphonelisiwe
    @nosiphonelisiwe 2 месяца назад

    Gwajo thanks for coming back usuncono siphatheke kabi usugula, siyabonga umfana wami noMalandela akabuye.

  • @SthuliGumede
    @SthuliGumede 2 месяца назад

    Welcome back Gwajo❤kuwumusa ukuthi usindile Asbonge Nyama kayishi❤

  • @ThembeniMashaba
    @ThembeniMashaba 2 месяца назад

    Avengijabulile ngoGwajo uphilile ngiyambona uze ukhuluphele. Ngiyabonga Mkulu 2+2 kwanda kwaliwa ngumthakathi, noma ngabe uthi uyathakatha but ukhonile kucolela ❤❤❤❤❤❤❤

  • @solanindlovu2688
    @solanindlovu2688 2 месяца назад +3

    Hawuuu Gwajo ukhona mfowethu seze sanjabula lathi ngapha eZimbabwe njengabalandeli bohlelo siyabona uqine saka

  • @brendamhlongo4522
    @brendamhlongo4522 2 месяца назад

    Syabonga Gwajo ukuth usululeme,sawbona nawe Malandela,eish bantabami yanzima into uwumama ulala kanjan ungaz kuth iyngane zilala kanjan zidleni 😢😢😢umama mhlampe kwakumele iyngane zakhe ayphindise kubo komalume angavele aylaxaze,sengath ningamthola 🙏

  • @DumaNomzamo
    @DumaNomzamo 2 месяца назад +3

    Phila mfana kama ngiyanjabula ukukubona uqine saka mfowethu siyakuthanda njalo siyakudinga kakhulu kufisela ihlahla ❤❤❤❤❤❤

  • @MilaniNdlo
    @MilaniNdlo 2 месяца назад

    well come back my brother impilo ibalilekile 🙏🙏🙏Hai kodwa lomathafathafa wakho 🤣angikho Happy ngaye

  • @snenhlanhlangubo-bi6pv
    @snenhlanhlangubo-bi6pv 2 месяца назад +1

    Ngathi ninga bambana njalo bhut no sis wakho❤

  • @NonhlanhlaDlaba-r2r
    @NonhlanhlaDlaba-r2r 2 месяца назад

    Gwajo okuhle kodwa bhuti❤❤umsebenzi wakho uqhubeke.

  • @pumzilendlovupumzilendlovu5828
    @pumzilendlovupumzilendlovu5828 2 месяца назад

    Nginithanda kakhulu wezinsizwa uma senihlangene senihlaziya. Keep it up guys 🎉🎉🎉🎉

  • @NosiphoMkhize-sq9kk
    @NosiphoMkhize-sq9kk 2 месяца назад

    Welcome back gwajoh kodwa ave uluphatha kahle uhlelo nimibuzo yakho nje yenza siluzwe kahle udaba

  • @thabilebhengu6179
    @thabilebhengu6179 2 месяца назад

    Wabuya uGwajo wethu. Indlela inhliziyo yami ejabule ngayo❤❤❤❤❤

  • @phumzapfilms7632
    @phumzapfilms7632 2 месяца назад

    Siyabonga kakhulu kutsi sewuncono mkhulu longakithi kunalose veni🎉🎉

  • @nonkanyisongcobo698
    @nonkanyisongcobo698 2 месяца назад +1

    Gwajo welcome back bafo bese ngphatheke kabi ngasizwa ukbona I video uhambise inkomo😢laphana.

  • @fortunatemngadi
    @fortunatemngadi 2 месяца назад

    Siyabonga Gwajo...... sethembe izinhlungu ziphelile

  • @sunshinemagagula1284
    @sunshinemagagula1284 2 месяца назад +5

    Wow Gwajo ... we thank God for your recovery ✅️💯 Sgadla senyama ❤❤🎉✅️💯

  • @dollymahlangu6148
    @dollymahlangu6148 2 месяца назад

    Thank u Gwajo ukuthi upholile you back sibonga nomkhulu ukukuqolela🤝🤝

  • @bhekashange1124
    @bhekashange1124 2 месяца назад

    Welcome back Gwajo mfwethu, uqikelele eskhathini esizayo.

  • @SamkelisiweNdlovu-j3v
    @SamkelisiweNdlovu-j3v 2 месяца назад +1

    Usindile unogwaja ozikhundla khundla syabonga Smakade 😊❤

  • @JoyHaise
    @JoyHaise 2 месяца назад

    Yinkinga enkulu indaba yezibgane kanti nezimo ziyashiyana kodwa abantu abancane abangajahi ukuthola abantwana ngenxa yemali yeqolo.Umntwana owasemshadweni. U must be ready in every aspect ukukhulisa umntwana ungenzeli abanye abantu umthwalo. Respect other ppls lives.
    Asibonge impilo kubaphathi bohlelo. May God Bless n protect u in Jesus name.❤

  • @NobuhleNdlovu-z8v
    @NobuhleNdlovu-z8v 2 месяца назад +9

    Syawucela part 2 Gwajo sengathi bangasizakala abantwana kuloluhambo enizoqala nabo

  • @MumcyZwane-xv7rc
    @MumcyZwane-xv7rc 2 месяца назад

    Siyabonga mntwanami ukuthi ukucolele babe inositol ibenawe

  • @busisiwebusie2943
    @busisiwebusie2943 2 месяца назад +1

    Syabonga Nogwaja ubuyile syajabula kakhulu ❤❤❤😂😂😂

  • @dollymahlangu6148
    @dollymahlangu6148 2 месяца назад

    Part 2simqela Khetha God ble you my brother inqondo yakho khethiwe umhloniphe butty wakho nginifisela okuhle💙💜💛🤝

  • @BuhleNxumalo-lm4mz
    @BuhleNxumalo-lm4mz 2 месяца назад

    Ngyabonga nkosiyami usungcono yoooo ❤❤❤❤❤❤gwabini nyamakayishi yoo gcishe wafa

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 2 месяца назад

    Nginifisela inhlanhla zthandwa zami engathi ningamthola umama wenu nekomalume kenu, engathi uNkulunkulu nezidalwa zakini bangaba nani kulolonke loluhambo lwenu, sibonge ubaba uNgema bakithi❤❤

  • @NonkanyisoVeco-q3q
    @NonkanyisoVeco-q3q 2 месяца назад +87

    Thankx Gwajo for yo recovery. ❤🎉 mic Yu a lot greetings to Sgadla senyama. 🎉🎉🎉🔥🔥

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 2 месяца назад +3

    Gwajo no malandela bigup to you guys
    Part 2 please 💃💃💃💃💃

  • @BusisiweNkosi-hj8rm
    @BusisiweNkosi-hj8rm 2 месяца назад +4

    Ivukile insizwa siyabonga❤❤❤

  • @paulinempofu-g4o
    @paulinempofu-g4o 2 месяца назад

    Syabonga gwajor suphinde wavela from Botswana

  • @PamelaMagugu
    @PamelaMagugu 2 месяца назад +19

    Ngaze ngajabula ukubona Gwajooh , sibonge kakhulu kwi Sgadla senyama .

  • @PumeleZwane
    @PumeleZwane 2 месяца назад

    Gwajo ngajabula ukukbona ❤I mic you a lot.thnx for yr recovery

  • @Ntombilininkosi
    @Ntombilininkosi 2 месяца назад

    Siyabonga gwajo uma usubuyile nokuba indoda ukwazi ukuxolisa sibonge nobaba 2+2 ukuthi akuxolele ngokweqiniso izwe libuka siyabonga kakhulu qubeka bhuti wami ubekelwe kulento siyabonga

  • @ZukiswaGxoyiya
    @ZukiswaGxoyiya 2 месяца назад +1

    Kwakuhle ukubona u Gwajo esebuyil....Siyabonga Dokotela 2+2 uyiqhawe mkhulu🙏

  • @LumkaSambane
    @LumkaSambane 2 месяца назад +1

    Ngiyajabula ukubona uphilile Gwajo❤😊

  • @agnessmahlangu4676
    @agnessmahlangu4676 2 месяца назад

    Siyabonga impilo Gwajo. Sibonga naku Dokotela

  • @buhletshuma4755
    @buhletshuma4755 2 месяца назад

    Siyabonga uDr 2+2 ngoxolo alwenzileyo kuGwajo. Kutshengisa ubuntu obuphakeme !!! Do what you do best, Gwajo 👏

  • @infodlaminigroup9913
    @infodlaminigroup9913 2 месяца назад +1

    Welcome back Gwajo. Siyabonga ku Mvelingqangi! NoNomkhubulwane namaDlozi ngokuyihlengaimpilo yakho. Sisakudinga nezinhlelo zakho siyazithokozela kakhulu. Siyabonga naku mkhulu 2+2 ngokwamkela uxolo lwakho.

  • @seforatshabalala7798
    @seforatshabalala7798 2 месяца назад

    Thank you for your recovery Gwajo. God is good, all the praises to the most High. I love the energy💓

  • @smarazondi6338
    @smarazondi6338 2 месяца назад

    Syabonga Gwajo ubuyile ❤ey ingane sengathi zingabathola

  • @SihleVidima-cl6oo
    @SihleVidima-cl6oo 2 месяца назад +3

    My best presenter at all times jwajo😊 ukwenzan 2+2

  • @SanelisiweKweyama-e1u
    @SanelisiweKweyama-e1u 2 месяца назад

    Syabonga guys naluphatha kahle uhlelo ngale kokuphikisa nokungenana emlomeni... Uryt omunye abe nomunye abe le keep up the good job❤😊

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo 2 месяца назад

    Awuyeee ngacishe ngafa Gwajo ngalelyalanga sesbonga impilo mfwethu konke kwedlulile uluphethe kahle nohlelo lwakho besesikukhumbule🎉🎉 🎉🎉🎉🎉

  • @thembaephraim7670
    @thembaephraim7670 2 месяца назад

    Akusetshenzwe Gwajo,siyabonga ndoda ukukubona🙏🏿

  • @pumzilendlovupumzilendlovu5828
    @pumzilendlovupumzilendlovu5828 2 месяца назад

    Ncoooo Gwajo, mihle imibuzo yakho. Ngiyanithanda zinsizwa futhi ngiyanethemba nino Lando. Nani bantabami ukuthi nibathole labo Gatsheni. Ayi ngiyanethemba zinsizwa zeNyoni TV

  • @cebomfekayi
    @cebomfekayi 2 месяца назад

    Siyabonga ukuphila kwakho mfoka Zungu
    Bese ngifisa lensizwa esencane nosisi wayo ukuthi beluthole usizo luka mama

  • @NontokozoNoziphoShange
    @NontokozoNoziphoShange 2 месяца назад

    Siybong Nkosi yam buyile gwajo ❤❤❤❤ saze sa happy sibancane

  • @Nthabeleng-f9k
    @Nthabeleng-f9k 2 месяца назад +1

    Ey nasiza ngaloluhlelo sine nkinga siibaningi nje Kade sizama nakokhumbulekhaya lutho ngaty angatholakala mah wabo nkocy 😊

  • @buyiengcobo9
    @buyiengcobo9 2 месяца назад +1

    Gwajagwaja bhut omncane, syabonga ukukubona😂 uphile nje mkhulu.ngakhala dli ngibona unogwaja ubhocobele kanjeya, khula Manzini izinyanya zikuvikele no Thixo akusibekele.

  • @BalungileCele-sn5lo
    @BalungileCele-sn5lo 2 месяца назад

    Saze sajabula Gwajo usbuyile usuryt..haa we nearly lost u..welcome back..we love u..

  • @AndileNohaba
    @AndileNohaba 2 месяца назад +1

    Uyigundile intshebe wemalandela🤣😂😂😂thula wena ungakhulumi🤣🤣😂😂

  • @SamukelisiweNgema-i4k
    @SamukelisiweNgema-i4k 2 месяца назад +2

    Syabonga DR SOTOBE ululeme uGwajo

  • @sphamandlamadondo4362
    @sphamandlamadondo4362 2 месяца назад

    Welcome back bhuti omdala ngibonga ubunsizwa bakho nobuqhawe bakho gwajo🙌🤞

  • @victoriamilasi1948
    @victoriamilasi1948 2 месяца назад

    Welcome back bhuti gwajo❤❤❤❤❤siza nkosiyami ❤❤bhuti sitsembe wena❤