Ngafika ngifuna usizo yangifaka INTANDO INYANGA | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-E57

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 27 авг 2024
  • We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko

Комментарии • 74

  • @user-og1kl8et4v
    @user-og1kl8et4v 2 месяца назад +19

    Sengathi bonke abathanda izinyanga bangagileka ,izikhathi zempucuko Jesus Jesus Jesus funa inkonzo ukhonze ufunde izwi likaNkulunkulu ngokwakho umethembe uJehova🎉❤🎉❤🎉❤🎉❤

    • @comfortzulu2980
      @comfortzulu2980 2 месяца назад +18

      Ubiza inkosi uJesu kodwa futhi ufisela abanye abantu into embi? Ngathi luselude ukhalo

    • @jurymabaso4678
      @jurymabaso4678 2 месяца назад +9

      Ukushwabula komzalwane hhayi ngeke, akuzona zonke izinyanga ezingcolile and akubona bonke abathi NKOSI NKOSI aboyobona umbuso wezulu ❤😂

    • @SinaloNosuta
      @SinaloNosuta 2 месяца назад +6

      Nabopaster bakhona abadlala ngabantu

    • @LoveJesus-gm1vz
      @LoveJesus-gm1vz 2 месяца назад +8

      Kwalabopastor benu yizigebengu zokugcina kahle ukujajana wena

    • @PHOLOBA
      @PHOLOBA 2 месяца назад +4

      Laba abathi jesu jesu avebethakatha

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 2 месяца назад +6

    Sawubona we Ma,
    Ninjani hayi Thina Siyaphila,
    Uma ufuna inhlanhla yemali yeka Ucansi ❤.
    Ma Afrika Amahle Asibonge...

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154 2 месяца назад +7

    😂uze ahlale kahle u stufuza mase funa ukuzizwa zonke😂 izanazo😂😂😂

  • @GladysMpofu-mg8kk
    @GladysMpofu-mg8kk 2 месяца назад +3

    Lani Bo sisi Lithanda izinto.

  • @user-om7gs8hg2o
    @user-om7gs8hg2o 13 дней назад

    Jesus is the way the truth and the life Jesus i trust in you Lord 🙏🙏

  • @NOWINILENCAPAI
    @NOWINILENCAPAI 2 месяца назад +4

    Ziyathakatha inyanga nisazophela hogobela

  • @bucymoyo8847
    @bucymoyo8847 2 месяца назад +3

    Uke wacabanga kodwa ukut ulala labantu abangaki abafika beshodelwa😢

  • @petrusmakhanda9844
    @petrusmakhanda9844 2 месяца назад +2

    Haai cc wam the day wayelala nawe for the first time kulapho wayithola into bekeyifuna mhlambe amandla or isphiwo sakho .kwamanje ukuphethe nge remote uzoba yislave sakhe the rest of your life & kumyeka kwakho impilo yakho i uyela back to square one...Jesus is the only answer

  • @zeeelove9259
    @zeeelove9259 2 месяца назад +4

    Eish cc umuntu onobizo udinga intombi enobizo and if unamakhosi uyohlala umsaba amakhosi bakhulu lababantu.mina nomntu wam sinobizo soy2 so kulula kum i can handle things but i know amakhosi will shake you zindlondlo leziya zikhuluma kay 1 utatazele if awunabizo. Otherwise phuma kuye uyobasisgqila samskhosi sele engakufuni umkhalele.🤞🏽🤞🏽🤞🏽

    • @jurymabaso4678
      @jurymabaso4678 2 месяца назад

      Good luck suster but if ewumuntu ophilayo uzoku andastenda uma ubeka olwakho uvo..he is not an animal

  • @THUBELIHLE-zm6ru
    @THUBELIHLE-zm6ru 2 месяца назад +1

    mmmh cc mina ngabaleka nami wangenza ngamthanda ekbeni ngangingamthandi...Laba bayagangana akwebza umuntu uthande yena yedwa

  • @mantoamakhalema7801
    @mantoamakhalema7801 2 месяца назад

    😢😢😢uzokuqeda ngomuthi futhi useqalile phuma baleka ngoba usazokhala

  • @jeremiasvasco3
    @jeremiasvasco3 2 месяца назад +1

    Stufuza Sisi wam ❤❤❤❤

  • @londiwecelimpilo4068
    @londiwecelimpilo4068 2 месяца назад +11

    Kubuhlungu uma ngizwa umuntu ethi" just have sex with him you have nothing to loose".its a lie,that man know he has everything to gain bcoz of ur lack of knowledge.
    U dont loose anything physically but Almost everything spiritually.Thats y we should always ask for forgiveness to God.
    In the spirit realm,any person u have sex with,is ur wife/husband.
    So it become easy for a husband to control and monitor the wife.u bcome 1 person vise vesa.That's why couples fall more in love after having sex.its spiritual worship.
    The easiest way to steal some1 blessings n destiny is thru sex.

  • @siphesihlelanga5783
    @siphesihlelanga5783 2 месяца назад +2

    Lezinyanga zixhaphaza abantu, akusiye u Mavimbela kwa skhemelele loyo?

  • @SimphiweMlungwana
    @SimphiweMlungwana 2 месяца назад +1

    Ai cc bangaki abantu abafika kelesosangoma bengenayo imali enough for kuth bemkhokhele alale nabo ?

  • @user-sh4nn2ce6d
    @user-sh4nn2ce6d 2 месяца назад +1

    Wakhokha nge nkukhu emnyama

  • @LINDOKUHLE-ru4uz
    @LINDOKUHLE-ru4uz 2 месяца назад +1

    Sdufuza oke umyeke umuntu achaze udabalakhe aqede bese uyabuza umbuzo, coz uyathanda ukuphazamisa umuntu esachaza and ukhohlwa ukuth umuntu usuke engachazeli wena wedwa nathi sisuke silalele

  • @nobuhlengcobo9683
    @nobuhlengcobo9683 2 месяца назад

    Izigebengu ezinye shame Hai Zonke

  • @user-ei8ng2ui9x
    @user-ei8ng2ui9x 2 месяца назад +1

    Angsaz ke manje uth yofuna usizo beknika inkinga kant izinyanga zamanje zinjan😢😢

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki 2 месяца назад

    Ungavumi wena cc BC's wawuye ngokuxaxeka kwenkinga wawubhekane nayo funa muntu senhlizweni yakho

  • @user-vq5qx8dg1c
    @user-vq5qx8dg1c 2 месяца назад

    My sister lomtu akasosigebengu umphiwe ngabakuni

  • @thuly462
    @thuly462 2 месяца назад +2

    Dr 2+2

  • @simlindilemakeleni3110
    @simlindilemakeleni3110 2 месяца назад

    😮

  • @lunganintuli9243
    @lunganintuli9243 Месяц назад

    4 years nindawonye but cc awufun umshado ai uhlalelen pho kwi relationships

  • @zeeelove9259
    @zeeelove9259 2 месяца назад +2

    Ngisaba isgodlo neenyanga 🤞🏽🤞🏽

  • @user-tf3cz1ny4x
    @user-tf3cz1ny4x 2 месяца назад +1

    Ukulala nibofunda ukuthi akuwona umdlalo

  • @NqobileNothando-jd1iz
    @NqobileNothando-jd1iz 2 месяца назад +1

    Cc awusiyalela inyanga haibo yaze yama impilo yami

  • @londiwentombizonke5081
    @londiwentombizonke5081 2 месяца назад

    My Khaya

  • @siphosibande9700
    @siphosibande9700 2 месяца назад +1

    Kodwa siyodlalwa yizinyanga namachibi koze kubenini sibalekela uNkulunkulu? Umuntu uyisidalwa sikaNkulunkulu hayi usathane. Levithikhusi 19:31 uyibeka sobala indaba yezinyanga. Abantu abaphenduke basindiswe bathembele kuNkulunkulu yena yedwa. Okunye ubumnyama.

  • @user-sr7yc9wu7m
    @user-sr7yc9wu7m 2 месяца назад +1

    Ngicela ningixhumanise nalenyanga nginenkinga yezilwane sengihambe ngahluleka😢

  • @ayandagwaca3647
    @ayandagwaca3647 2 месяца назад

    Hayi sis , uyi nyanga nje e rit lomntu qha u julile ngoku nyanga ngoba aku fembi yonke inyanga , akuna ngxaki uku femba and ndipe lezo contacts bcz banqabile aba fembayo

  • @ayandabuthelezi4185
    @ayandabuthelezi4185 2 месяца назад +5

    Stufuza uyaphazamisa ngemibuzo today

  • @user-ez4om8vp2u
    @user-ez4om8vp2u 2 месяца назад

    Sisi, inyanga le ibone sipho sini kuwe? Akathandi wena uthanda le ayibonile kuwe. Ukwelapha nokuqomana akuhambisani. Uma inyanga ikwelapha ufana ne ngane yakhe, manje ukulala ne ngane yenye Indaba leyo.

  • @lorramokoka7778
    @lorramokoka7778 2 месяца назад +10

    Lol all of us we are diagnosed the same by healers we have izilwane

  • @bluesky1685
    @bluesky1685 Месяц назад

    Kuba lula kanjani ukudayisa ngomzimba wakho? Waze laphi ukuthi mhlampe lomuntu ukuthi ulala naye noma islwane sakhe... imali yakho yayishoda kancane kabi ukuthi usungalala naye pho!?... how is this normal guys haibo 😟

  • @SilungileMasuku-qg6sh
    @SilungileMasuku-qg6sh 2 месяца назад

    Awucabangi nje ukuthi nomunye oyofika enemali engaphelele uyothi akakhokhe njengoba wakhokha nawe

  • @NTOBEKOMkhungo
    @NTOBEKOMkhungo 2 месяца назад

    Wena awunazo lnkinga cc wendabazabantu

  • @nozibusisopenelope2248
    @nozibusisopenelope2248 2 месяца назад +1

    Isibindi sakho oe sokujola nogobela wonke

  • @Zandilesandra062
    @Zandilesandra062 2 месяца назад

    Abeveh bencolile nokukohlakala but hiboke wadlisa cc nomuntu kunzima ukuphuma

  • @AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx
    @AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx 2 месяца назад

    ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @siphesihlelanga5783
    @siphesihlelanga5783 2 месяца назад

    Thola umuntu akutholele izinkabi zimdubule ngoba wena uhlezi ekubona

  • @patiencesanelisiwe5845
    @patiencesanelisiwe5845 2 месяца назад

    Ungamyeki
    Awukaze ubone
    Nomunye umuntu
    Sisi wami
    Owakho

  • @TheKing-hp7mh
    @TheKing-hp7mh Месяц назад

    Akuyona intando lena wena nje uthanda nje lento akunika yona this is not something for black tv this is for umjolo show

  • @user-lx7jk8rk6c
    @user-lx7jk8rk6c 2 месяца назад

    Kuya ngenkolelo yomuntu neyigameko ezimehlelayo.ake ngithi izilwane zikhona zibizwa ngo spiritual husband ezinye zenza kungathi unedlozi.ezinye zikona isingezansi ubudoda bavilaphe umame ebe ixhaphozi.ezinye zingamalumbo.ezinye zisamkhovu ozothwebula inhlanhla kungalungi lutho empilweni.ukwelaphana nilalane niyaganga nobabili ichilo nje lelo.asingagxeki ngegama lika jeso naye wayengumelaphi ngendlela yakhe

  • @ndumisosicoto4512
    @ndumisosicoto4512 2 месяца назад

    Xa uthe wathandana nenyanga imimoya nawe iyakwengatha konke apha uhamba khona vele umelaphi akuthande kanti yimimoya ethile kuyefana nokulala nomfundisi uba nogazi nakwabanye abefundisi

  • @user-qd8sl2rn1v
    @user-qd8sl2rn1v 2 месяца назад

    Cc Ntufuza ngicela ama number aloyo baba oyinyanga boo cc

  • @nonhlanhlazwane9722
    @nonhlanhlazwane9722 2 месяца назад

    Hayi wena wabuyela ngoba wawumfuna nawe mnxm

    • @StembileJs
      @StembileJs 2 месяца назад +2

      Yebo sasingekho nje isidingo sokuty abuyele futy nje akaze amdonse ngmuthi ubufebe nje qha

  • @sivuyilemahamba7765
    @sivuyilemahamba7765 2 месяца назад

    Ufuna ibhedi ugobela😭