uMcineka uphendula Inkulumo kaNgizwe ebheke kuKhuzani

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 4 сен 2024

Комментарии • 40

  • @nkanyisomlamuli9393
    @nkanyisomlamuli9393 2 года назад +4

    Mcineka you are a man danky boss uqeda ubuxoki👍👍👍

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki 9 дней назад

    Nawe sazojikelwa baba mcineka ningadlali ngabaculu bethu sibathandayo pls ninga protect la madoda lungisani amaphutha ngeke bonke baculi bekhale kangaka ,nongafuni ukuphumela Bala usancengile pls bobhuti lungisani

  • @nkanyisomlamuli9393
    @nkanyisomlamuli9393 2 года назад +7

    Ngeke angani record ngoba nijike nimkhulume kabi nithi wathenga izindondo.... Ngizwe umdala phuma enganeni

  • @thembimnyandu8558
    @thembimnyandu8558 2 года назад +3

    Zasha very good Mcineka uyindoda 🤞🤞

  • @bongmusandlovu2742
    @bongmusandlovu2742 2 года назад +3

    Waykhuluma into eyisminya bhuti.. Ukube ungizwe unazo indlebe zokuzwa bezozwa kodwake owhhee.. Wamgqilaza mkhul 3 second

  • @hlengiwethango6657
    @hlengiwethango6657 2 года назад +4

    Cha uNgizwe uyakwazi ukuxabanisa yena ngiyamvuma imbi inhliziyo yaloyababa ilukhuni futhi iluhlaza. Cha akaqhubeke nempilo yakhe yamanga iyobanjwa ngeshone nayo. Into engi chika toe uyathula makuyikuthi akukhulumayo kuliqiniso bese Mase zimnetha aqambe lamanga wakhe. Mina I wash my hands ngalo Ngizwe wabo.

  • @lusindisodlamini4614
    @lusindisodlamini4614 2 года назад +4

    ngyabonga bhunti ungizwe akakhulile ngomqondo usadinga ukudodiswa uyena owasukela ukhuzani ethi uthwele yanginyanyisa leyonto ngoba angazi noma kulomhlaba esphila kuwona kuphumelela othwele yin

  • @MduduziCebekhulu
    @MduduziCebekhulu 5 дней назад

    Umcineka lento yakhe yokudifenda lomculi ngelinye ilanga uyoyibona kuthi yabheda ngoba yena ungusomabhizinisi akufanele aveze ukuthatha uhlangothi yena lahlangene nezimpi zabaculi 😂😂😂

  • @slaughtered5585
    @slaughtered5585 2 года назад +3

    Ei uNgizwe uyawuphoxa umndeni wakhe ngomlomo wakhe and uzixabanisa nawo wonke umuntu manje

    • @christianosobzatwala7093
      @christianosobzatwala7093 2 года назад +1

      Umgodi onganukwa yinja, washo ukhuba lozelimbone izwe ukuthi uyixoki ungumxabanisi ufuna okuza kuyena. umona uxakile

  • @ayabulelamazongolo3117
    @ayabulelamazongolo3117 Год назад

    Baba Mcineka❤❤

  • @talentlifa3569
    @talentlifa3569 2 года назад +2

    Ngiyabonga baba ukuba neqiniso

  • @nomvelontshangase1163
    @nomvelontshangase1163 2 года назад +2

    Ngybong ndod yamadod awuthath sayid kodw uzolungis Inkulum okungesiy

  • @JusticeShandu
    @JusticeShandu 5 дней назад

    Ukhuzani nongizwe abalungile vele abakuvume bona bonke abantu ngeke benisole ngento engekho nina vumani nizibone nani abanosukeli yekani ukuzidifenda ngento wrong uyashaya impela kodwa musani ukuba amaxoki phumani ezindabeni zabantu nokucindezela abanye abantu washo zanefa nobobo uyakhala ngesezonzo senu esimbi khulani bafana niziphathe kahle umhlaba lona

  • @rahmantshabangu1257
    @rahmantshabangu1257 2 года назад +1

    Mina ke ungizwe ngiya mthanda kodwa iqawe Noooooo ngoba ukhuzani ngumculi uNgizwe yiNkosi yani yamabhinca ngizwe hlonipha ukhuzani,,,boooo

  • @masqende9864
    @masqende9864 2 года назад

    Vele phela ngeke naz ukt uyan Recodr sngakashay iskhat sokt awakhiphe amarecords...Kant uzonirecodr nibuka yin coz ayophuma sekvunde igundane

  • @khethabantu228
    @khethabantu228 2 года назад +2

    Inkinga yakho Mchunu uyiphixiphixi mmfwethu

  • @fundiswasibiya8934
    @fundiswasibiya8934 2 года назад +1

    Ngicela I number Kamncineka hle 🤗🤣🤣🤣

  • @sthembisocele9153
    @sthembisocele9153 2 года назад

    Kanti nawe mcineka ukhuzani ubuye umbize ngomgodi ay ay ndoda uwrong

  • @phelelanimafuleka3854
    @phelelanimafuleka3854 2 года назад +2

    Kusasa kuzobe kungawe Mcineka njengoba nabo babengamathe nolimi uKhuzani no Ngizwe...Bashiphelana kunjani namhlanje nawakho amahlazo ayovela ngenye imini hlekani nje uma izinduku zisashaya uNgizwe.

  • @skhuluondelakhayone8909
    @skhuluondelakhayone8909 2 года назад +1

    If indidane iyavuswa ngesiyivusa izodlala u live ngala ngoma yayo awuzibuze isoqiba ifake olwahleko😂😂😂 lwayo singazi vala inkuluma kuba ungizwe umdala ebantwaneni qha ufuna uba relevant inkani

  • @makhosimwelase5885
    @makhosimwelase5885 Год назад

    Kodwa uNgizwe ngoba mdala kangaka wamfunani ngoba mncane uyinkinga kodwa umona inkululeko yezinja ngempela umona

  • @mzwandilecebo4730
    @mzwandilecebo4730 2 года назад +5

    AKANIFAKI UYANIZWELA SLIMA!AWSAZIN ISIZULU WENA AKASHONGO UKUTHI UZWENGANI UKUTHI NIYAKHALA NGALESISENZO SOKUQOPHANA,UTHE NANI UNGATHOLUKUTHI NIQOSHIWE.NIFUFUNDILE IMPELA KODWA UKUHLAKANIPHA KWESINTU ANINAKHO,AWAZI NJE UKUTHI UZOTHINI UBULAWA UKUCHEMA NJE.ENGABE UYABABIZA UZOLAMULA,NAWE USUZOBEBEZA LA NXX

  • @siphamandlamqomboti1029
    @siphamandlamqomboti1029 2 года назад

    Nkunzima madoda

  • @phendumajozi4567
    @phendumajozi4567 2 года назад

    Ay Mcineka ukube uvele wathula nje ngoba syayaz vele imkhuba yenu.

  • @lindokuhlecyprianmbhele5369
    @lindokuhlecyprianmbhele5369 2 года назад +1

    Uyoyazi baba mhlazane loyomfana wakujikela

    • @thollysimelane5514
      @thollysimelane5514 2 года назад +1

      Okusalayo iyabheda lendoda engu Ngizwe noma ningathini. bangaki ebethuka abantu kuthuleke akusikho kudla lokhu impi nawe ungayibhebhetheli faka amanzi kuze kucishe ayi petrol

  • @sbusisom6951
    @sbusisom6951 2 года назад +1

    Ay cha loNgizwe wakhona uyacika🚮
    Asthembe uzozwa bese eyeka lento yakhe

  • @mandlantshangase8797
    @mandlantshangase8797 2 года назад +1

    Ungizwe untandabukukwa

  • @thobilengwenya1234
    @thobilengwenya1234 2 года назад +1

    Akaphilile ungizwe ixoki

  • @simonsithole2521
    @simonsithole2521 2 года назад +2

    UNgizwe ubulawa ubuxoki

  • @lindiwekhosi5747
    @lindiwekhosi5747 2 года назад

    Kunzima bakwethu awuyekwe lomuhlalo awusemnandi

  • @velenkosininxumalo568
    @velenkosininxumalo568 2 года назад

    Ungizwe unamanga angaqhatha izwe loke end bengicelukhuzani engabesayinaka lento engizwi ngobizomehlisisthunzi sakhe sukude nempilo khuba lokhu okungizwe kwehlulwa umsebenzi sekuhamba kuzishutheka nje mncineka kuyekeni lokhu okungizwe kuzikhokothele nje kodwa

  • @mphilisimphilisi4445
    @mphilisimphilisi4445 2 года назад

    Ya kona lento yokuthukana nomndeni rong kubo bowu2 nje bhuti

  • @iswidielimnandi1312
    @iswidielimnandi1312 2 года назад +1

    Yakhona kubuhlungu kumfoka macingwane mcineka njengomuntu othi uchazwe umacingwane njengomuntu olungile bekumele ufonele ungizwe ngefoni umkhuze ayingalendlela osuwenzengayo njengedoda ekuthiwa ilungile ubuhlungu buka gizwe abufani nobakho bekumele ukuqondekancono lokho ngaphambikokuba ukhuluma la osukhulumekhona kukhomba ubuxoki obuthile nakuwelokhi