kubenzima ukuxazulula uMama olala nomngani wesoka lakhe ngoba line Lunchbar

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 авг 2024

Комментарии • 1,1 тыс.

  • @PatNtaka
    @PatNtaka Месяц назад +38

    King Zoso mncane but very intelligent. Uyakhula kulomkhakha everyday. ❤❤❤

  • @Busi-ki6eo
    @Busi-ki6eo Месяц назад +45

    Zoso kumele ube neygora
    Your still young like u Dlala matefane we stili love you❤❤

  • @user-rs7rg9kn2n
    @user-rs7rg9kn2n 19 дней назад +5

    Hay king zoso u re very talented mntanam syabonga umsebenz wakho muhle❤❤

  • @user-mc5cs5lg8c
    @user-mc5cs5lg8c Месяц назад +49

    We King zoso qaphela mfana uzobanenkinga lama episode enobungozi lawa owenza kulensuku

    • @Mbelu_Brian
      @Mbelu_Brian Месяц назад +4

      Qinisile bsfo kmele athole i security guards

    • @businzama6939
      @businzama6939 Месяц назад +8

      Kakhulu njengalena yayizolo usomatekisi elwela ISFEBE esiyingane yakhe

    • @Mgqilazi031
      @Mgqilazi031 Месяц назад +5

      Ay le yanamhlanje ayiyona ingozi but le yayizolo ay ibiyingozi yona

    • @BonginkosiMadondo
      @BonginkosiMadondo Месяц назад

      Gada boy impela...cz indoda yalo cc ingababona nje labantu bafihlwe kancane kabi

    • @SiphamandlaDean
      @SiphamandlaDean Месяц назад

      ​@@businzama6939p

  • @tinoeubery422
    @tinoeubery422 Месяц назад +20

    Nothing to hide. Voice and clothes can be easily identified

  • @thabsiecele104
    @thabsiecele104 Месяц назад +56

    Sengathi uNyazi lwezilu lungakuvikela mfana wam king zoso ngoba usemncane kulezinkinga ozixazululayo. Ikhule ne content yakho we love you ❤

  • @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima
    @NosiphoNosiphoBukhalibedlozima Месяц назад +25

    Zama ama bouncer King Zoso uzolimala 1 dy

  • @simphiwemncwango8435
    @simphiwemncwango8435 Месяц назад +31

    "Umnandi nje nawe dali, uyazi". Ayi shame, Welcome to Durban😂😂😂

    • @ntombienhlemahlaba8368
      @ntombienhlemahlaba8368 Месяц назад +2

      Yazini! Kunzima eGoli🤦🏾‍♀️

    • @mpumemtebeni979
      @mpumemtebeni979 Месяц назад +2

      Basically emzansi aksekho hlazo aksekho manyala kbantu bakithi.
      Lafelihle kakhulu.
      Zaze zaphila eskhathini esinzima iyngane zamanje zibuka,zilalela izinto eseykhulunywa.

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 Месяц назад +1

      Ja ziyakhala shem

    • @NolisaMdluli
      @NolisaMdluli Месяц назад +2

      🤣🤣🤣😴😴😴

    • @ConfusedAlligator-mn9xh
      @ConfusedAlligator-mn9xh 26 дней назад +1

      Kodwa bakithi waze wamdala usisi wenza ukukhohlakala zizofundani izingane

  • @zakhelendulini3835
    @zakhelendulini3835 Месяц назад +42

    Buka nje uveze amathanga umdala ubufebe nje intoyakho

  • @MpumzaKhumzo
    @MpumzaKhumzo Месяц назад +14

    Your voice zoso❤

  • @muzomuhlemlotshwa8088
    @muzomuhlemlotshwa8088 Месяц назад +19

    Ayanyukaa mfana amaViewa aloludabaaaa....🎉😂😅..Nami ngilokhu ngiylandelilee

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 Месяц назад +15

    Lobhuti uyeyisa udelela amadoda, akahloniphi ngoba kuzokwenzekani if umngani engcina ezitholela if esembulala umngani kufanele aboshwe kanti ayikho indoda enjena umfana ongenamsebenzi walutho. Kumanje udinga isibhamu.

  • @businzama6939
    @businzama6939 Месяц назад +43

    Nasi le SFEBE esilandela ama Lunch bar mxxxxxx ANIFEBI FUTHI senikwenza fashion mngani WENDODA yakho pho

    • @ZaneleNdwandwe-zh4lz
      @ZaneleNdwandwe-zh4lz Месяц назад

      😂😂

    • @zandilemngomezulu281
      @zandilemngomezulu281 Месяц назад +2

      Bafethu nakho ngisala kanti iyin lunch bar😂😂😂😂 ngicela ukwazi pls

    • @PhathuNetsh
      @PhathuNetsh Месяц назад

      Nam ngifuna ukwazi ​@@zandilemngomezulu281

    • @ManazaMabaso
      @ManazaMabaso Месяц назад

      Nam ngyafisa ukyaz luch bar leyo​@@zandilemngomezulu281

    • @PreciousMabele-kz8pn
      @PreciousMabele-kz8pn Месяц назад

      ​@@zandilemngomezulu281ugwayi onamaqhuqhulumba ufakwa into engathi ubuhlalu ngaphakathi enyameni kagwayi

  • @phumlanimngoma6540
    @phumlanimngoma6540 Месяц назад +19

    Udla umfazi womuntu kanti uyigwala😂😂

  • @mayibongwedayeni8712
    @mayibongwedayeni8712 Месяц назад +26

    😂😂😂😂"umnandi dali" makes me laugh 😂😂🤣😂😂😂🤣

    • @ZetNut1
      @ZetNut1 Месяц назад

      😂😂As l was looking for this comment 😂😂

  • @user-dj6eo8ue1k
    @user-dj6eo8ue1k 28 дней назад +7

    😂😂😂kodwa ss your t-shirt 😅😅😅 addicted

  • @sizwesabelozwane7599
    @sizwesabelozwane7599 9 дней назад +4

    People no longer respect marriage,hawu...you husband friend

  • @TreasureZulu
    @TreasureZulu Месяц назад +18

    shes even wearing a t shirt written addicted🤣🤣🤣

  • @cindyndaya4410
    @cindyndaya4410 Месяц назад +8

    Isifundo la musani ukuxoxela abangani ngokwenzeka emakamelweni umuzi nomuzi unesi cabha okusho ukuthi kwakwenzelwa ukuthi uma usuvaliwe yingoba awufuni abantu bangaphandle bazi izinto ezenzeka ngaphakathi

  • @NtokoMathenjwa-jg5qs
    @NtokoMathenjwa-jg5qs Месяц назад +16

    Aiiii cc nawe ubelula kakhulu cphi isimilo kumuntu wesmame😮.angikujaji CX but next tum hlala eqiniswen lokuthanda umuntu oyedwa.
    Bhutza wami muhle umsebenzi wakho but next tym awuzame ukuthola izigora ezimbili ngoba ubucayi mfe2 lo msebenzi

  • @Nomah-po9jp
    @Nomah-po9jp Месяц назад +17

    Lobaba akafun umuntu wakhe ayazi lendaba. UMenza isdwedwe sakhe nje lomama

    • @damelin246
      @damelin246 Месяц назад

      Ngeloz yobufebe mhawukele....kuvele blank nje konke. Hhai mama

    • @SinesiphoMbewu
      @SinesiphoMbewu Месяц назад

      Ewe vele sisidwedwe salababa lomama

  • @ThokozileMbatha-jt7jy
    @ThokozileMbatha-jt7jy Месяц назад +13

    Sisi umdala kanje nisile nalobaba and nibadala nizobulala ubaba wasekhaya nge stress sifuna amadoda nina nidlala ngawo

    • @businzama6939
      @businzama6939 Месяц назад

      Yazi oe

    • @khayelihlebuthelezi6120
      @khayelihlebuthelezi6120 Месяц назад

      Akasile losisi udlala ngomyeni wakhe 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭🚮🚮🚮

    • @thembilenyathi3290
      @thembilenyathi3290 Месяц назад +1

      Yaneliswa onakho ñgoba uzolahlekelwa okukhona ngokungekho. Lomuntu akafuhli ukuthi meningabanjwa angake aqhuneka nawe yena uyoxoxisana nomkakhe kulunge wena lutho hleze nibabili ningalahlekelwa nawukuphila njengezinkilungwane zabenza okunye baluza impilo zabo. Ukufela emanyaleni🤷 ngenxa yokufuna ukuzwa nje izinto ozizwa ngendaba Thomas ikholwa ngokubona😮

    • @thembacele9603
      @thembacele9603 17 дней назад

      Woza lapha mama

  • @DelaniNgema-z3n
    @DelaniNgema-z3n Месяц назад +59

    Wathu Vusi ximba mungayekubufebe uzobancono umkhuhlane

  • @user-js9vt4oq9b
    @user-js9vt4oq9b Месяц назад +8

    Cc phuma ngempela kuloguluva ka baba usile. Nawe uyeke ubufebe.

  • @sweetsun7267
    @sweetsun7267 Месяц назад +12

    Nongoloza lona, umuzwa ngkshaya kolimi ukuthi ungumagoqa. Ngeke aphunyuke losisi, udeala nebhantinti elinamajalatiya😂😂😂😂

    • @fisanizondi951
      @fisanizondi951 9 дней назад +1

      @@sweetsun7267 😂😂😂😂j 🙌

    • @ZikhonaQgaza
      @ZikhonaQgaza 3 дня назад

      Yoooo 😭😭😭 Lo Cc uzonya li Bhantinti

  • @MirriamGumede-i6b
    @MirriamGumede-i6b 2 дня назад +1

    I wish Indoda nomfazi walobaba babuke nabo kusocial media

  • @njabulomthembu3096
    @njabulomthembu3096 Месяц назад +4

    King uyakhula nkabiyami... uphephe qhawe lami, ay lezinkinga ozixazululayo...
    😂😂

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 12 дней назад +1

    King zoso you are a star ✨✨ keep on doing the great job, phambili wena skhokho sam💃💃💃💃💃

  • @LuccyMasuku-nc2mk
    @LuccyMasuku-nc2mk Месяц назад +6

    Umama lona uphethwe yibufebe njee

  • @ThokozaniGumede-qy4op
    @ThokozaniGumede-qy4op Месяц назад +13

    Akekho kdwa munt ongahlulwa voice nezimpahla zomfazi wakhe...ngisho ucimezile uyezwa kuth ubani lo okhulumayo

    • @smamenyuka480
      @smamenyuka480 Месяц назад

      May bengaz mfethu kuthi zotrend , ngabe sengidakwe ovunjani ngizokhipha amahlazo bublic, ngathula ngife ngoba vele moshile ngeke sashintsha ayikho ndoda ngakuxolelela ubufebe...ngabe isishimane leso.😮

    • @ThokozaniGumede-qy4op
      @ThokozaniGumede-qy4op Месяц назад

      Plus ngeke ungaqhubeka kanjani nesfebe​@@smamenyuka480

    • @CaroMfeka
      @CaroMfeka Месяц назад

      Qinisile hlezi ngisho nm ngingambona muntu engimaziyo la🤣🤣

    • @buhlezulu3230
      @buhlezulu3230 5 дней назад

      I sketch lesi labantu abafihliwe ntlobo.

  • @nompimofokeng2259
    @nompimofokeng2259 Месяц назад +4

    Uzobabona nje kahle umfazi ka bhuti nomngani wakhe. Solution eright ukuthi umyeni kasisi ayekupartner ka bhuti kube yi 50/50.Abafihlekile lutho nje labantu. Obaziyo uyababona ukuthi bangobani

  • @SbongaNondaba
    @SbongaNondaba День назад

    ❤❤❤😃😃LUNCH BAR HAHAHA HEY NANGIQEDA ZOSO ,,,HAI EYALE EPISODE IMNANDI INGIBULELE NGENSINI ILUNCH BAR BAKITHI IHAMBA YODWA😋

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Месяц назад +8

    Ingabe lomgegedla walesifebe somfazi yini le ayikhiluma kwinational television zizofundani izingane kundinda nezalukazi esezigwevile enazansi umzukulu kuyena lengane akhuluma kuyo amanyala😮😮

  • @user-hu2vt8bi6i
    @user-hu2vt8bi6i Месяц назад +8

    Aykho kahle kahle into ewumngane ngoba wena baba uyalaphaya usazi ukuthi akekho vele umngani wakho w uyinyoka , nawe cc uberongo u Sthembile uzolithola iqiniso .

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 Месяц назад +10

    Kodwa onjani ke olotsholwa ngezinkomo eziw2. Ekhaya ungaphuma ngensilane nje. 😅

  • @mlondolozinongqotho298
    @mlondolozinongqotho298 2 дня назад +1

    King zoso zama ukusipha quality sound please brue ohk

  • @SONNYBOYMKHWANAZI
    @SONNYBOYMKHWANAZI Месяц назад +13

    Lomfana kazi uganwengubani NJENGOBA ehalela Abafazi babantu owaphi ngempela AKUSIYENJE ubaba lo umfana lo

  • @willsonweduwedu9668
    @willsonweduwedu9668 26 дней назад +5

    King Zoso, yintoni i lunch bar, ngibuzela abasafunda.

    • @maureenzondo5878
      @maureenzondo5878 25 дней назад

      Khawubuze nam angyazi yazi

    • @NosiphoEustanciaMakhanya
      @NosiphoEustanciaMakhanya 24 дня назад

      😂😂😂😂

    • @user-pq3fh1bc9l
      @user-pq3fh1bc9l 15 дней назад

      Bath ilelipipi elinobuhlalu🤣🤣​@@maureenzondo5878

    • @HlengiweMpofana
      @HlengiweMpofana 8 дней назад

      Ngama rovonono amabhonki la afika encanceni🤣🤣🤣🤣umuntu wam wayewafakile ngathi nje makawakhiphe

  • @duduzilepatienceshongwe6935
    @duduzilepatienceshongwe6935 Месяц назад +3

    Ngaze ngasaba iyingozi lendaba kuzofa abantu la, ngoba bazoyibona la babantu Ababa cheatelayo

  • @KhanyisileShezi-i6s
    @KhanyisileShezi-i6s Месяц назад +2

    😅😅😅😅Kodwa okwesisu ngihlezi ngikhala ngesami kanti khona ezinje ngaphandle😅😅😅😅Ayi cc wonakele usazoqhubeka nje udle amadoda abangani bakho ukhohlakele cc ngeke

  • @sandilendumiso9108
    @sandilendumiso9108 Месяц назад +19

    Lento yenza sisabe ukuganwa 😢

  • @rhulanikhazamula4970
    @rhulanikhazamula4970 Месяц назад +62

    I THINK YOU NEED TO BUY THEM NEW CLOTHE BEFORE YOU CAPTURE EVERYTHING BECOUSE IS TOO DANGEROUS

  • @vincentsimelane7268
    @vincentsimelane7268 14 дней назад +3

    Ibhantinti leli from Westville

  • @user-mt6sh1ep6q
    @user-mt6sh1ep6q 9 дней назад +1

    KING Zoso u Jehova a kuphe a mandla but be careful u ngabi ne zitha🙏🙏

  • @sphamandlamajozi7782
    @sphamandlamajozi7782 Месяц назад +8

    Ngyasola lombhemu one lunch bar umsebenzisela umuthi lo sisi kodwa naye uyisfebe esingena nembeza.

    • @TeneleDlamini-q7c
      @TeneleDlamini-q7c Месяц назад

      Besefuna amanye amalobolo(2)cows✌️😂😂😂😂

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 Месяц назад +3

      Aii akukho muthi lana,ukhohlakele nje u sisi,kungadlalwa ngemithi Nkosi yami,ngezinkanuko zabantu aii,ngiyala...

    • @thulisilegwala2569
      @thulisilegwala2569 Месяц назад

      Akanaso ismilo ucc

    • @khumbulanifaku380
      @khumbulanifaku380 Месяц назад

      ​@@zanellesun1534nam ngisho ngoba usisi uzisholo yena ukuthi ubemfuna vele

    • @user-rs4vg6eg4q
      @user-rs4vg6eg4q Месяц назад

      Ay ngampela

  • @AlooMater-oo5pk
    @AlooMater-oo5pk Месяц назад +6

    Umguxavu omdala lona ubhonyelwa kakhulu sisi! Ayikho into into ezoshintsha lana basazonqofana!

  • @user-pv5md2dc9y
    @user-pv5md2dc9y Месяц назад +16

    Nizishadelan izifebe ngempela ai labo cc ababi abaziguxuza bayafeeeeebaaa nocansi baluthanda ukufa😮😮😮

  • @celimpilomajola2024
    @celimpilomajola2024 Месяц назад +1

    Nanibizene wena mama ukhuluma amanga wabizwa wena nje.engasanqonqozi wazi ngani ukuthi uwedwa😅😅😅

  • @phumlilemabotha6379
    @phumlilemabotha6379 Месяц назад +27

    Yini le lunch bar some of us are really lost

    • @bongumusathirston
      @bongumusathirston Месяц назад +2

      Aybo mama, awuyazi ngempela😅

    • @BusisiweMajola-m6k
      @BusisiweMajola-m6k Месяц назад +1

      Umuntu okake ama beats amakinobho noma amamabuli kuytoto

    • @user-gr1kz7gn2e
      @user-gr1kz7gn2e Месяц назад +3

      Uyakwazi uswidi I lunch bar bafaka izinhlayiya epipini libe namaqhubu so mekudla umfana kuthi grr grr liku

    • @phumlilemabotha6379
      @phumlilemabotha6379 Месяц назад

      @@user-gr1kz7gn2e ..oh ok Thankx now I know 😂😂

    • @phumlilemabotha6379
      @phumlilemabotha6379 Месяц назад +1

      @@bongumusathirston ..yeah mara now I know 😂😂

  • @MirriamGumede-i6b
    @MirriamGumede-i6b 2 дня назад +1

    "Awuknokhanga wangena nje "wageza kanjani ungavalile emnyango yehhheni bo

  • @MaureenBabalwa
    @MaureenBabalwa Месяц назад +4

    Ukhohlakele lo cc unesibidi ukujikela umgani wakhe lendonda idlala ngaye ifuna ukumlala kuphela ngoba makakhuluma ngomfazi wakhe akafuni nokuzwa seyikudla bowuqalelani ubolile cc yhoo kunzima

  • @user-hu2vt8bi6i
    @user-hu2vt8bi6i Месяц назад +16

    "Kuymanje nje siyahalelana"😂😂😂😂😂wheee mameh😂😂

  • @petrusmakhanda9844
    @petrusmakhanda9844 Месяц назад +3

    Ngeke bayeke laba, bayaku enjoya loku ukungcola bakwenzayo, ngizwela nje isoka lakho usazo lifebela sisi! Awuzu ngcina ngomgani wakhe nje usazo feba nabanye. Once a cheater Always a cheater. Washesha bo ntombazana ngobufebe..awulindanga nokuthi aqete kulobola..hawuuuuu 🙆

  • @businzama6939
    @businzama6939 Месяц назад +3

    Buka nje ayyyy ayabona amadoda 😂😂😂😂 awumfoneli NGANI wena nje uphethwe imfebo udlala umuntu wesilisa izwani nje imizwa igijima ngamandla awusemdala mina ngizwela lengane yabantu enidlala ngayo nobabili unesibindi kodwa

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 Месяц назад +5

    Lo Baba akafuni ukumyeka lo Mama ngoba usamthathisa okwesdwedwe sakhe,manje ufuna ukuth baze babanjwe abone umngan wakhe ukuth unoNkosikaz onjani...

    • @ntombienhlemahlaba8368
      @ntombienhlemahlaba8368 Месяц назад +1

      Isdwedwe sakhe sezinyawo,Ingabe uzophaphama nini usdudla🦶🏾,ukuba yicansi lama LunchBar,akazithandi...

    • @KwaneleVincent-dt5fv
      @KwaneleVincent-dt5fv Месяц назад +1

      Ey ngoba ubufebe buyinkinga kodwa u clever aka last,kungakuhle manje kodwa I ksasa aslazi lizozala ini.

  • @SizweMhlongo-ew5si
    @SizweMhlongo-ew5si Месяц назад +9

    Lobaba wake wavela kuMjolo show umfazi wakhe ekhala ngoku thanda ucansi too much,

    • @BonganiKhumalo-ey2df
      @BonganiKhumalo-ey2df Месяц назад

      Yazi nguye ngempela loya mama akabange esasho futhi naleyankani nevoice nguye udlamakinati eyi lobaba kanti yini ngaye kwathiwa uluhlupho ngapha emalawini

    • @menzimpanza1727
      @menzimpanza1727 Месяц назад +1

      Lowo baba wamaround awu20

    • @thabaninyawo-hv5ge
      @thabaninyawo-hv5ge Месяц назад +1

      Akusiye lona😂😂

    • @thenjiswadidi2221
      @thenjiswadidi2221 Месяц назад

      Ayinguye lacc wayengekho mngaka mkhulu

    • @LungileThandeka-lj2fm
      @LungileThandeka-lj2fm Месяц назад

      ​@@menzimpanza1727😂😂😂😂😂😂😂😂😂ngqo wakh

  • @MAUREEN-hk6bb
    @MAUREEN-hk6bb 2 дня назад +1

    Kodwa abantu besifazane bayasilulaza ngalento abayenzayo especially if u are married akusibobonke abantu besifazane abenza lento angazi noma umuntu usuke exegelwa yisimilo noma kanjani hw can uthandane nomgane womnyeni wakho ?

  • @MinehleNcamisile
    @MinehleNcamisile Месяц назад +8

    Ize ibe bucayi ufunani ebafazini babantu

  • @malibongwedhlamini836
    @malibongwedhlamini836 Месяц назад +9

    isifebe lelibavu lesdudla kanti kuyacelwa ukuhlukana nomuntu ngoba umuntu uma ugasamfuni awuyi kuye uyaphuma kuye isifebe sendlovu

  • @smashingkidnews1506
    @smashingkidnews1506 Месяц назад +4

    Mmmmmmm kodwa bantu besifazane hai ngiyadumala ufuna ama lunch bar unendoda.

  • @user-ft5je1kv6x
    @user-ft5je1kv6x Месяц назад +5

    Lobaba akayena umngane oqotho ,ewuu ,isigebengu senjenduna

  • @thabilesimelane9939
    @thabilesimelane9939 2 дня назад +1

    Waze wakhohlakala muntu wesifazane😢

  • @xolisilemkhwanazi-ol9hn
    @xolisilemkhwanazi-ol9hn Месяц назад +4

    Ay ngeke niyeke qhubeka I ngoba nisazohlangana engekho u King Zozo bese niqhubeke la nigcine khona ay ismilo asikho cc

  • @Sebenzile-e4o
    @Sebenzile-e4o 14 дней назад +1

    Mmmmm kaz kungeneni zweni ukoty lwanamuhl ai luhamb ngo 120 speed

  • @njabulomthembu3096
    @njabulomthembu3096 Месяц назад +6

    Yey uZoso phela lo... ngyamazi lomfana..😂😂😂😂😂

  • @zachariakhotle6016
    @zachariakhotle6016 Месяц назад +6

    This guy he under mine othe people phone the husband.And his wife too

    • @ntombienhlemahlaba8368
      @ntombienhlemahlaba8368 Месяц назад

      Uthi nje hhayi!ubani ngeke ngithathe mina nginomfazi nje Zoso👻 uzohamba eshova imishini yabantu!

  • @SthandiweShabane
    @SthandiweShabane 8 дней назад

    Nami I also want to know pls what is lunch bar bo sasala

  • @sandilengubane1611
    @sandilengubane1611 Месяц назад +3

    Ematshotshombeni washo njalo mgqumeni 😂😂😂😂

  • @ConfusedAlligator-mn9xh
    @ConfusedAlligator-mn9xh 26 дней назад +1

    King Zoso uNkulunkulu ukukhulisa njalo kuloluhlelo lwakho sengathi angaqhubeka akuphe ubuhlakani bokuxazulula lezizinkinga

  • @melusindlovu4880
    @melusindlovu4880 Месяц назад +6

    Acting uyayizwa nje lendoda ukuthi Iya actor

  • @user-th6sd4sf9e
    @user-th6sd4sf9e Месяц назад +1

    Ayi nami ngiyalahleka ke manje lunch bar 😂😂akasho onayo asiboniso ngoba asiyazi😅😮

  • @user-qo4ml1gw8n
    @user-qo4ml1gw8n Месяц назад +3

    Shame unguskhotheni cc awuthembekile lobaba akafune omunye umfazi ongoyena unondindwa ulotsholwe ngezinkomo ezimbili uceliwe akekho umfazi wezinkomo ezimbili isdwedwe leso yini yonale ikesi lani lona leli

  • @EricZungu-yz1fs
    @EricZungu-yz1fs Месяц назад +2

    😮 Zoso, usenkingeni mfana. Unenkani lobaba

  • @phumlanydladla3033
    @phumlanydladla3033 Месяц назад +7

    Kodwa logogo ophethwe ubufebe😢😢

    • @mamasango2157
      @mamasango2157 Месяц назад

      😢😢😢

    • @phumlanydladla3033
      @phumlanydladla3033 Месяц назад

      Kube kuyangami ngabe umnikazi wendaba uyayazi manje ngoba abazisoli and basazoqhubeka bemenze islima lobaba olobolile ...walobola inja🤮

    • @user-wv2ti7ye1j
      @user-wv2ti7ye1j Месяц назад

      Lunch bar

  • @Gcinephimtetwa-vr4fj
    @Gcinephimtetwa-vr4fj 13 дней назад

    Unzima lomsebenzi ,n mncane King Zoso .akuvikele unkulunkulu.🙏

  • @ngonyamangcece1480
    @ngonyamangcece1480 Месяц назад +5

    Umnandi nje Dali uyazi🤣🤣🤣

    • @luxolonqala4088
      @luxolonqala4088 Месяц назад

      😂😂😂😂

    • @businzama6939
      @businzama6939 Месяц назад

      Ufuna aze abanjwe ayyyy mina angisazi 🤣🤣🤣🤣🤣 yena uyamsaba umuntu wakhe

    • @mamasango2157
      @mamasango2157 Месяц назад

      😂😂😂

    • @user-wv2ti7ye1j
      @user-wv2ti7ye1j Месяц назад

      😂😂😂😂😂soyeka njani 😂😂😂😂

  • @user-kb1gt2qu2k
    @user-kb1gt2qu2k 2 дня назад

    Ngiyabusaba ubundindwa, muzwe akafuni ngomfazi wakhe.

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o Месяц назад +3

    Bomama sinenkinga enkulu.sithanda izinto.kube bewungesona isifeke wawungeke ubone nokuthi umngane wakhe une lunchbar.

    • @khumbulanimbanjwa5350
      @khumbulanimbanjwa5350 Месяц назад

      Wakubona kanjani lokokwelunch bar?

    • @Maloney1479
      @Maloney1479 Месяц назад

      ​@@khumbulanimbanjwa5350 ilento yabantu besifazane yokukhuluma about indaba yomlisa ekamereni phecelezi iperformance

  • @fikilefiki5270
    @fikilefiki5270 День назад

    Ubufebe nxa, why ungacelanga indoda yakho ukuthi ifake ilunch bar leyo , mese enidubula kuzothiwa GBV umngani wendoda yakho wayekubona ukuthi uyamhalela busted

  • @user-gr1kz7gn2e
    @user-gr1kz7gn2e Месяц назад +3

    Losisi uyisifebe nje kwaphela ksasa bazothi ipipi elinecici uyekhona uwuthathekile nje

  • @user-sb3pr9vg3t
    @user-sb3pr9vg3t Месяц назад +2

    Umngani akazowenzwa yini ama voice abo yini😂😂

  • @amafanisa2446
    @amafanisa2446 Месяц назад +7

    Heyi sifunda zonke izinsuku sekukhona nelunchbar😂

  • @zandiledube9235
    @zandiledube9235 15 часов назад

    Mmmm kwiyima manje siyahalelana 😂😂😂😂😂😂 ubufebe kodwa ayi sobulalisa amadoda inkosi impela….. blue bhantshi loo baba unenkani usile uxhaphaza lesfebe sa cc nje

  • @Lindani-yf5hd
    @Lindani-yf5hd Месяц назад +4

    Mina ngiBlammer umama owayehalel indoda😂eneLunch bar

  • @user-pw2jp1wr2m
    @user-pw2jp1wr2m Месяц назад

    Ey abafaz madoda ngyabasaba,kanti amakuku enu anjani ayikho painful leyonto,myb impene idinga ukunwaywa ngamagaqa,cz kumnandi kushibilika nje 😮,masekubhuzulwa ngamagaqa kuba njani,yooooooo ay 😢😢

  • @phililedlomo5180
    @phililedlomo5180 Месяц назад +9

    Nofela emanyaleni bese kuthiwa GBV

  • @AvuyileMnyaka
    @AvuyileMnyaka 11 часов назад

    Laph okusube kufanele bangaveli mna ndicela nengubo zingabonakal kb umntu uma umazi uyazazi ingubo zakhe

  • @guguk.p.mngoma8060
    @guguk.p.mngoma8060 Месяц назад +3

    King Zoso why ungamfihlile lomama

  • @angelshabalala450
    @angelshabalala450 Месяц назад +1

    Umnandi dali' ay wangiqeda aaaa baba🤣🤣🤣🤣. Ukushisa🤣😂

  • @TeneleDlamini-q7c
    @TeneleDlamini-q7c Месяц назад +7

    Im'lobolile ngeyinkomo EY'MBILI ✌️2🤣🤣🤣🤣

    • @zosibiya1398
      @zosibiya1398 Месяц назад

      Ngabe akashongo😂😂😂

    • @TeneleDlamini-q7c
      @TeneleDlamini-q7c Месяц назад

      @@zosibiya1398 Manje noZoso uselokhu ephindile😂😂😂Wamlobola ngeyinkomo EY'MBILI ✌️🤣🤣🤣

    • @TeneleDlamini-q7c
      @TeneleDlamini-q7c Месяц назад

      @@zosibiya1398 Manje noZoso uselokhu ephindile😂😂😂Wamlobola ngeyinkomo EY'MBILI ✌️🤣🤣🤣

    • @khumbulanifaku380
      @khumbulanifaku380 Месяц назад

      2 cows R30k

    • @NontokozoJali-cs6ez
      @NontokozoJali-cs6ez Месяц назад

      Uyazama bakithi

  • @lindokuhlezolile4654
    @lindokuhlezolile4654 14 часов назад

    Angyifuni mina kowayenayo leyo lunch 😂😂😂ngzwa kunuka kwamasperms akhe ngawabona ngathi abolile angphindanga till today angyfuni shame😂😂😂😂

  • @siphelelenkosi9306
    @siphelelenkosi9306 Месяц назад +3

    LamaJalantiya ngathi azosifakela ukushisa. IGxagxa

  • @DoctorGrant-nh9me
    @DoctorGrant-nh9me Месяц назад

    Mina ngicela bangavezwa nhlobo lomama okhohlakele uyabonakala and futhi yikho amadoda ebulala noma eźibulala ngoba amanye ayazibuka lezinto abe namahloni ukuveza ukuphoxeka akhethe ukuzibulala noma abulale amen

  • @PHYLL2980
    @PHYLL2980 Месяц назад +3

    -Next time, try changing their tone of voice bro

  • @josephinamokoena6865
    @josephinamokoena6865 3 дня назад

    Lento lee ayikufanelanga Baba Usesemncane kulendlela ziningi izinto ongazenza hhayi lododi loyo

  • @ThandekaSibanda-k6h
    @ThandekaSibanda-k6h Месяц назад +3

    Yini ilanchbar edliwayo eyichocolate or ngokunye😂😂😂

    • @sphansibande1710
      @sphansibande1710 Месяц назад

      Ugwayi ofakwe ama beats kuba ngathi ilunch bar chocolate if uyibuka 😂

    • @ThandekaSibanda-k6h
      @ThandekaSibanda-k6h Месяц назад +1

      @@sphansibande1710 eeee vele angikwazi lamabhidzi anguwazi 😂😂😂😂amadoda bakuthathip lokho

    • @sphansibande1710
      @sphansibande1710 Месяц назад

      Ngena kutiktok wami mfoka Nkosiyamasoka plz sxoxe khon

  • @user-fm8wl9cq8t
    @user-fm8wl9cq8t Месяц назад +1

    Mmmmm love is a game played by fools who pretend to in love ~nevertheless eyokuntshontshwa is super exquisity ......

  • @user-uw5fl7wf3z
    @user-uw5fl7wf3z Месяц назад +4

    Yin I lunch bar

  • @nomvulalangasiki3927
    @nomvulalangasiki3927 Месяц назад

    You are doing excellent job king Zoso

  • @noluvodepa7379
    @noluvodepa7379 Месяц назад +1

    Yhoooo yi film 😅😅😅 umfazi u busy so lomama u available 🙆‍♀️