Mpumelelo Mseleku - Soccer Player, Isithembu, Musa Mseleku, Baby Mamas - [SgeqaMagula-Ep,27,S2]
HTML-код
- Опубликовано: 11 окт 2024
- #SgeqaMagula #RealTV1 #Podcast
Mpumelelo Mseleku - Soccer Player, Isithembu, Musa Mseleku, Baby Mamas
Real TV1 is an independent Media Company, which features News which are predominantly in isiZulu (90%).
The purpose of this channel is to update and entertain people in South Africa.
The Home of African Trends.
For business:
Email address: Realtvone1@gmail.com
Phone Number (WhatsApp Only): 079 519 9084
Wakhulum mfoka mseleku
Ngithanda Mase uthi imali awuyiqali okusho ukuth ngek ubalahle abane talent njenganawe mhla waphumelel ezifiswen zakh syabonga laph✊
Siyabonga madoda nice interview khulile uMusa jnr Mseleku hope all goes well kwi vision yakhe
Good mfanami and uyakwazi ukuphendula hayikabi
Iyangithobisa indlela acabanga ngayo lomfwethu bafwethu. Siyabonga bafwethu ukukhuluma naye. Bengingazi ukuthi uhlakaniphe kangaka.
Siyabonga bobhuti. Nompumelelo engathi engaphumelela naye. Though ngingathandi abe nesithembu kodwa ngiyamthanda indlela acabanga ngayo
Ukuzotha ukuthathela kumama wakhe sheim usiphoxe. Ngezintombi eziwu2 any way singathini ngoba vele abafana vele baneqwaba yezintombi .bazokutha hurt hurt in tears my boy kwazisholo Mayeni
All the best Mpumza you sound so matured and tricky there and there 👏🤣
Mfoka Mseleku,like father like son🌹
Baba sube ebanga uno 5 owu i love Mseleku's Family❤😂😂😂😂
Crazy one mpumelelo do what ever it suit u
I really enjoyed the interview ☺️☺️☺️
mpumelelo ,..............mr vision 😂😂🤣
Ncosh my boy all the best
Polygamy is for mature men who are also well off economically. Young men must not enter into polygamy just so they can legally have sex with different women. Maturity and affordability are paramount, not just sexual lust.
Eiiissshhhh maqhawe anisasibuzelanga ukuth izincwadi za Mseleku ziyatholakala yin eztolo🥺🤦🏾♂️
Masuyiqalile indima yakho ubofika naseHlokozi uzobona ikhono labadlali abasakhula ubasize baphumelele njengawe Mseleku Junior
inkunzi kodwa uNelo da lace😂😂😂😂😂 "ngeke kukhulunywe into embi ngawe uthule"
Welele
ibi right kodwa leya set-up yenu endala yokuthi nihlale phansi ko-sofa...Lena yinhle kodwa ayikho intimate sekungathi umsakazo nje manje
Ungatatazeli... One day u Yayibona idea... Somaqhinga.... Asikaqedi lana.... But siyabonga
@@RealTV11 iRight le setup ningashintshi lutho
Noma bafuna ukuvela kumabonakude safa ubufebe ngathi bangaku loya ithi ma wuthatha omunye ungakhoni.
People bashing young men for having multiple girlfriends who know each other and have a great relationship with each other are stupid. If a young man can convince his many girlfriends to be friends and date him without money, I don't see whats wrong there. Its always these men who cant get women without money because they lack character who will say bad things about a young man achieving the same thing as him without money. Men must understand that ubudoda is impatho not money. "Ubuhle bendoda izinkomo zayo" didnt mean a man must have many cows to be loved, it meant that through the health and beauty of his cows, a man will be measured on that to see if he can take care of a woman.
Qhuuuzashaaa ngaleskhathiii...phakathi inside
Which highlights are these? It was swallows vs what?
Bhakabhaka
Indaba ine vision 😂
😂 😂 😂 😂 😂
Hey Mpumelelo!! Mk
Yavuma min mf2 uyindoda👊
dankie ntombi zimbuka ngedata
Ayikho. Lento oyikhulumayo into yamazulu isiketi asidluli Kini.
Noma ungaba wedwa kodwa I Ndoda izobe ijola
SYABONGA REAL TV1 NIQHUBEKE NJALO NOMSEBENZI OMUHLE ENIWENZAYO
"Amavission uyawathanda"🤣🤣🤣
Hey 👋 yahi ngiyabonga indoda yomzulu izifebe .Kimi ngeke ngamyeka mangibona sibabaningi ngidiliza yonke lento athi uyayakha bese ngisala ngedwa.engazi ukuthi kwenzeke kanjani.
But iqiniso ngesintu sethu siyiyeke ibible yabelungu isithembu sasibalulekile vele ke ebhayibhileni ukholwa lento ofuna ukuyikholwa
UMusa uvuma konke okufunwa nguSbindi akakhoni kumkhuza noma sekaphuma endleleni,which is wrong to a parent to be like that.Uyammosha umntwana
Ayaphapha la mantombazane asazi noma inhlupheko yasemakhaya noma ba desperate.
Yinhle indawo yenu entsha
Mfoka Mseleku
According to the Bible only one wife Genesis 2:20-24,Matthew 19:4-6,1Corinthians 7:2-5,11:3,Ephesians 5:33,not isithembu.
Yoooh Vusi uyalithanda iBible I hope uphila ngalo u r perfect awunasono cause all your comments you bring Bible everywhere 🤐😭life is not abt the Bible there is more into life then iBible
@@sthembisomkhize1734 Ingabe loko okushoyo kubuya kuNkulunkulu mdali wethu noma kubuya kuwe Gubhela?
@@vusimngomezulu2500 ngiyakholwa impela bt ngibenenhlanhla yokufundiswa nokwamukela impilo ngenye indlela nokuthi mina ngizalwa esithenjini if ukhuluma kanjena that means thina ayikho indaba yethu kuNkulunkulu cause iBible alivumi isithembu
@@sthembisomkhize1734 Ngikuzwa kahle Gubhela kodwa mina ngimane ngasho loko okushiwo uNkulunkulu ngesithembu ebhayibhelini,ingabe kukhona okudlula loku okusembhalweni?
@@vusimngomezulu2500 kubhale bani lapho cause akuyena uNkulunkulu obhalile? If sikhuluma iqiniso abantu ababhale iBible babhale ngendlela yabo nokuhambisana nabo I don't knw noma uyakwazi yini lokho?
21 years? ukube uphiwe ebholeni ngabe sekwacaca😂
Awuse muncu he is going to make it big phola
👊👊
People finish school at 18 in SA, trial for 1 year and he started last year
His age makes sense. Nothing wrong here
Kunani uma ushada umfazi oyedwa.
Mr vision
Why are you tricking him by saying the cameras are off, im not subscribing to dishonesty. Mxm
Stupid
Hhay ku 21 yrs 🙄🙄
Uzalwa nguweni? Anipaqi nje 🤮
Loko mfana kuyaynhlanhlathela nje
😂😂😂
Akaphenduli nje into eqondile kuthiwa “ubani onesthembu?” Usehlulwa ukuphendula ukuthi ubaba
Sibonge interview emnandi 🙌ukhuluma kahle umfana version 😂
@@bonginkosintuli5965 asibonge ukhulume kahle, abantu bagxeka ngisho kungenasdingo
Wakhulum mfoka mseleku
Ngithanda Mase uthi imali awuyiqali okusho ukuth ngek ubalahle abane talent njenganawe mhla waphumelel ezifiswen zakh syabonga laph✊