Umkhosi Wamadoda 2023 with Xolani Mcineka & Musa Mseleku | Mens Conference

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 16 авг 2023
  • Prophet Magejageja Umkhosi Wamadoda

Комментарии • 108

  • @samsonkubheka8522
    @samsonkubheka8522 10 месяцев назад +14

    Babu Mcineka ngyabonga kakhulu ngifundelukhulu kuwena.

  • @mlondigwala4720
    @mlondigwala4720 10 месяцев назад +8

    wooooow this was beautiful ...i am a woman but i have learnt so much....siyabonga

  • @sbonisosabelo7051
    @sbonisosabelo7051 11 месяцев назад +9

    Bengingazi ukuthi bhuti Mcineka ukhule kanje ngolwazi nobudoda obuvela kuwena Siyabonga

    • @stofunduduzokhawula6074
      @stofunduduzokhawula6074 11 месяцев назад

      Yey! Ngaze ngethuka mfowethu...Sengididwa uNgizwe ukuthi umsuka ngaphi umuntu ohleleke kanje😂😂😂

    • @MzansiSeries.
      @MzansiSeries. 8 месяцев назад

      💛🙌💛

  • @user-mv4ef4xp4h
    @user-mv4ef4xp4h 4 месяца назад

    This is so powerful I wish this should prevail to all province and out side the African countries, ningapheli Manila bafowethu.

  • @maliemhlophe5417
    @maliemhlophe5417 11 месяцев назад +5

    Ngakhithi basibiza ngamaqaba
    Siyabonga mkhuluwa Mcineka

  • @philaningubane8581
    @philaningubane8581 Месяц назад

    Mthombeni ,Mseleku syabonga khela nginethemba maksekhona wena soganwa ngendlela okwiyona yona nizosGuider Makhehla

  • @siphacele2272
    @siphacele2272 10 месяцев назад +5

    Siyabonga bobaba bethu silahlekile ngempela iqiniso siyashada khona kodwa inkinga zisikhungethe kakhulu ngoba 🙏🙏🙏amaphutha siwenzile

  • @SithembisoMfeka
    @SithembisoMfeka 11 месяцев назад +3

    Alibuye madoda izwe labo khokho Bethu lempilo esiyiphila njengamanj inzima no hulumeni uyasbhedela

  • @LwaziLwazi-jg4ht
    @LwaziLwazi-jg4ht 11 месяцев назад +15

    This is powerful it's a pity that we can't save the video

  • @sphola.mzeke7223
    @sphola.mzeke7223 11 месяцев назад +5

    This is powerful inamandla lento 👏🏾 🙌🏽 👌🏽 ❤️ 🙏🏽 😢😫😩💯

  • @sifisomhlongo2546
    @sifisomhlongo2546 11 месяцев назад +5

    Thank you for bringing this men

    • @buhlemhlongo7481
      @buhlemhlongo7481 9 месяцев назад

      Siyabonga Mcineka ngiye ngifise engathi ungahlala nezethu izingane thina esizikhulisela ngasodwana uzifundise ngoba if you are a single parent zigcina zingasasazi nokuthi singabazali ikhethe ukuthatha izeluleko kubangane abazilahlekisayo ishiye izinto ezingumnotho noma umsoco wasekhaya sihluphekile Mcineka izingane zethu zingena eweni sizibuka ngoba kazsabambeki

    • @MzansiSeries.
      @MzansiSeries. 8 месяцев назад

      💛🙌💛

  • @nkosingiphiledlamini5278
    @nkosingiphiledlamini5278 11 месяцев назад +10

    17:45 A wise man once said " Association brings assimilation" Amen

  • @mfundomkhize3392
    @mfundomkhize3392 11 месяцев назад +5

    Sicela lenkofa enkanjena yenzeke njalo emuva kwenyanga ezintathu🙏🙏🙏

  • @mafikamahlangu2267
    @mafikamahlangu2267 11 месяцев назад +2

    Powerful. Siyabonga kakhulu bobaba ukusidodisa. Chubekani njalo nomsebenzi omuhle eniwenzayo

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 11 месяцев назад +2

    UNGAPHELI AMANDLA BABA UMNCINEKA IQINISO LIBUHLUNGU ILIZWE LONAKELE QUBEKANI BOBABA KODWA KUKHONA ABAZOFUNDA PHAMBILI SIWENZILE AMAPHUTHA KODWA FUNDISANI NIYEPHAMBILI

  • @nkaliphomkhize2702
    @nkaliphomkhize2702 11 месяцев назад

    Mmmmmmmmh Syabonga kakhulu kuningi engikufundile 🙏

  • @dalisukhanyile9651
    @dalisukhanyile9651 11 месяцев назад +1

    Ngyacela ukwazi muphinda uba khona umkhosi wamadoda ukuthi uyoba khona nini futhi, ngyakudinga ukuthi ngibe khona impela, ay bab' Mcineka uyabeka impela...

  • @user-mh8zx7mw3m
    @user-mh8zx7mw3m 10 месяцев назад

    Syabonga nge knowledge enisipha yona 🙏🙏

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 11 месяцев назад +1

    Syabonga kakhulu bobaba naze nasdodisa njengami nje sengfunde lukhulu amen 🙏

  • @kwanelegama8415
    @kwanelegama8415 Месяц назад

    Magejageja

  • @mduduzindlovumduduzindlovu3648
    @mduduzindlovumduduzindlovu3648 11 месяцев назад

    Enike nihlele inkomfa yamadoda ngala e Thekwini.

  • @ThulisileMsweni-zo9bb
    @ThulisileMsweni-zo9bb 11 месяцев назад +5

    We should break bloodline curses

  • @nkosinathimhlongo3946
    @nkosinathimhlongo3946 11 месяцев назад +4

    Amadoda angempela lawa. Syabonga

  • @chrisbornlanga5427
    @chrisbornlanga5427 8 месяцев назад

    Ngiyabonga profet ngokusdodisa❤ .

  • @wandileamen
    @wandileamen 10 месяцев назад

    Unamandla kakhulu lomkhosi 🤞🙌🙌🤞 kwakhiwa izinqwele zempela

  • @user-ez7gl2dt3x
    @user-ez7gl2dt3x 11 месяцев назад +3

    hhay hhay babu Mcineka uyndoda ngyakuzwamina

  • @nomusagumede1382
    @nomusagumede1382 4 месяца назад

    Ngaze ngawathanda amadoda ngezimfundiso zawo uMseleku noMcineka siyabonga ukufundisa izingane zethu

  • @user-hn6wt6xl2x
    @user-hn6wt6xl2x 11 месяцев назад +3

    Siyabonga magejageja❤

  • @malixolemdutyana7733
    @malixolemdutyana7733 11 месяцев назад +1

    🙌💯

  • @thandanduduzo5855
    @thandanduduzo5855 11 месяцев назад +2

    Ey bazebaskhulisa obabumcineka nobabumseleku, syabonga kakhulu ✊👏

    • @NomathembaLilly
      @NomathembaLilly 7 месяцев назад

      Ngizwile ngifundile namhlanje ngiyabonga bobaba wami qhubekelani phambili safa izidakamizwa sizani

    • @bonganimagudulela625
      @bonganimagudulela625 6 месяцев назад

      Izinkulumo ezakhaya ziyasikhulisa ngiyabonga 🙏

  • @user-qr8nx4rb4y
    @user-qr8nx4rb4y 11 месяцев назад +1

    Shagase Shuku

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 9 месяцев назад

    Siyabonga bobaba le nkomfa iyangikhuthazakakhulu namaphutha lawa esiwabona emancane azodala umonakalo omkhulu kusasa ngiyafisa ukubakhona ngelinye ilanga Amen😢

  • @njabulojubs5151
    @njabulojubs5151 11 месяцев назад +3

    Yaze yabaluleka le Nkonzo

  • @phiwayinkosisithole585
    @phiwayinkosisithole585 11 месяцев назад +1

    syabonga

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 11 месяцев назад +2

    Uhm nalikhuluma iqiniso boBaba.

  • @nkanyisondlovu3151
    @nkanyisondlovu3151 8 месяцев назад

    zazinhle izinkulumo, siyabonga kakhulu thina esisebasha ngezinkulumo ezisidodisayo, isihlava sokuzalisa kungondliwa sizophela, izidakamizwa , ukudlwengula, ukubhunguka, ukunganakekeli amakhaya esiphuma kuwona kanye nokuhlukunyezwa kwabantu besfazane, asilwe ne system esingqinda amandla ethu, asivikele abesifazane ngoba zonke izinto zobumnyama zithola intuba ngabo.
    ngyafisa ngelinye ilanga nimeme noBaba uThemba Masinga.

  • @siphelelemjwara
    @siphelelemjwara 4 месяца назад

    syabonga mseleku. ubaba ongizalayo akaze angidodise

  • @user-re3nj2bp6j
    @user-re3nj2bp6j 11 месяцев назад +3

    Ngaze ngaphuthelwa egoli sipho vosloorus

  • @lindelanisibonisomadida2957
    @lindelanisibonisomadida2957 11 месяцев назад +1

    Siyabonga mprophet weNkosi.

  • @Comedy_Cows
    @Comedy_Cows 9 месяцев назад

    Wise words from wise men🔥

  • @user-lz8ph3yy2w
    @user-lz8ph3yy2w 9 месяцев назад

    Ukube ngangikhona nkosiyam bengicelanukuba angihlahlelele ekutheni umkhokha uwunqanda kanjn ngoba ulwazi luyashiyana

  • @wendy-annthuthukile6325
    @wendy-annthuthukile6325 4 месяца назад

    Kodwa bakithi lenkulumo ka baba mcineka ngaze ngafisa uyizwe ubaba womntanam uthemba mcineka owangshiya ngmithi ngane yomfana. Sale subuya baba.

  • @uMsubathi
    @uMsubathi 9 месяцев назад

    What a conference 😅🙌🏼

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 10 месяцев назад +2

    KODWA NIYAFUNDISA BOBABA NICHUBEKE NJALO NINGAYEKI

  • @landvellm445
    @landvellm445 11 месяцев назад +3

    Emazwini kaMcineka ndiyaphila

  • @zoedeedles8178
    @zoedeedles8178 9 месяцев назад

    Lamadoda acasha ngokuthi awathandi kukhuluma akhohlakele kabi yizipoki, alwa izimpi zemizi yawo ngabantu abangenacala.......

  • @user-bb8ck5ig2q
    @user-bb8ck5ig2q 6 месяцев назад

    Onendlebe uyezwa Syabonga bafwethu

  • @masandefuzile2261
    @masandefuzile2261 7 месяцев назад

    Mageja

  • @phiwayinkosilanga1758
    @phiwayinkosilanga1758 11 месяцев назад

    Syabonga Amazwiiiii
    💯

  • @mpilomthethwa773
    @mpilomthethwa773 11 месяцев назад +2

    27:07🤣🤣🤣🤣🤣🤣uthini wena????

  • @selulekogazu2505
    @selulekogazu2505 11 месяцев назад +1

    Amazwa hlabahlosile

  • @edwinsasachamba289
    @edwinsasachamba289 11 месяцев назад +1

    siyabonga saze saphila bo baba naze bayisibani ezwen

  • @zolilenicholas4010
    @zolilenicholas4010 11 месяцев назад +1

    Mcineka uyalisho iqiniso

  • @londasamkelo7168
    @londasamkelo7168 11 месяцев назад +1

    mmmh ay kuyezwakala syabonga kakhulu

  • @sayursaytv290
    @sayursaytv290 11 месяцев назад +2

    Best of the best in the same skraal (isibaya)

  • @masandefuzile2261
    @masandefuzile2261 7 месяцев назад

    Gwazela

  • @NhlanhlaNdawonde-wr3hh
    @NhlanhlaNdawonde-wr3hh 9 месяцев назад

    Nxt time bahleli nimemezele kahle Le event I belive sibaningi esifisa ukuba eskhona laa

  • @maleartnkosi4352
    @maleartnkosi4352 4 месяца назад

    Umkhosi wamadoda

  • @sibongisenisphesihle5402
    @sibongisenisphesihle5402 11 месяцев назад +1

    Ey ngyafisa ukuba indoda ephila ngomthetho.

  • @Ninabesilo
    @Ninabesilo 11 месяцев назад +1

    Saphila

  • @paulmlambo5095
    @paulmlambo5095 10 месяцев назад

    Eii siyadodiswa ngempela lana

  • @sihlembonambi437
    @sihlembonambi437 11 месяцев назад

    Well said 👏

  • @musambuyazi678
    @musambuyazi678 11 месяцев назад +4

    Yazi I just spent almost an hour listening to uMcineka kodwa angimuzwa uthini ngendaba yomuntu onengane kodwa ngokucabanga kwami ukhuluma ngezingane zakhe. Shuthi ingane yakhe yentombazane uma imithela omunye umuntu bese eyabaleka sekumele igugele ekhaya ingagani? People should not behave as if we are still living in the Stone Age its 2023 FFS!!!

    • @sandilekunene2221
      @sandilekunene2221 11 месяцев назад +1

      Traditions are important to sustain life.

    • @talentngema5106
      @talentngema5106 11 месяцев назад +10

      Akasho ukut ayingagani idliwa nenyongo LA mft uMcineka ukhuluma isintu sekukumuntu nagmunye ukut uyakthatha akshoyo noma cha ngokwesintu kuwumkhuba ukulala nentombi ungaganiwe isintu leso noma ngechaze kakhulu oke I search eMganwini on your RUclips uzoyizwa kahle eyekoganwa intombi enengane.ngokwakho mawiythanda izokugana phela ngoba uyaythanda but isintu asingasiyeki ukusikhuluma ngoba kukhona abazolimala Dankoe

    • @sisey99
      @sisey99 11 месяцев назад +2

      No! Comprehension Sis. Uthi mabaganane abanengane. Mistake happen but we shouldn’t run away from what culture says.

    • @omhlemzilikazie
      @omhlemzilikazie 10 месяцев назад +3

      Ngek uzwe cz u think what you are thinking

    • @musambuyazi678
      @musambuyazi678 10 месяцев назад

      @@omhlemzilikazie rubbish

  • @mvulohmthembu2386
    @mvulohmthembu2386 10 месяцев назад

    I'm so sad cause I can't download this important information for my son😭😭

  • @MandlaKnowledge-cz3gg
    @MandlaKnowledge-cz3gg 11 месяцев назад +1

    Asidingi kutshelwa amanye amadoda kuth kuphilwa kanjn sonke umvelikuqala asiphe indlela esizoyiphila emhlabeni.

  • @its_minie1899
    @its_minie1899 10 месяцев назад +1

    ngicela ningayi khiphi le video ..lamazwi azongvuselele ubudoda ekukhuleni kwami