Wesimukanandwendee uwubani wena lwabishi ufuna udumo doti u Saliwa uthe ulingisela i Bhova wena doti wathi uvuke ekfeni uyibhova hamba sdwedwe uhlalaphi selokhu wabaleka kini una 15 years skhohlakali.
Guy's ngaze ngahleka Bafetu akekho okhuluma Kahle ngo Gcabashe kulama comment plus zikhulile iyingane ZiKA Mgqumeni Kodwa nomama ka Lusanda kwakumele aboshwe babhebhana no Gcabashe maqede wavuma kuth u Mgqumeni kwakuy fraud u Mama ka lusanda isigebengu nje sakudalooo u phi vele loyo Tsotsi
Usaliwa uzenza sabhova akakaze athi ulibhova
Akashongo ukuthi uVukile ekufeni uSaliwa 😂😂
Uthi ungizwe ibhova lalingenayo insila akalazi yena ibhova elinensila😂😂
Udakiwe nje Lo Gcabashe wakhona uSaliwa ashongo ukuthi uliBhova
Wena gcabashe lalela ,saliwa akashongo kuthy uvukile emathuneni ulibhova wena wagila imkhuba esizweni
😂😂😂
Wawuze uzibize ngebhova umubi kangaka nje lomboqo nani zoso ake nisiyeke ngemsangano kant ugcabashe uyini
Usebenzisa igama kuphela uSaliwa. No-AKA wayeliBhova nje. 🤣
Ibambe mfoka Ntombela ngoba wena uyayixoxa😂
Uthi uSaliwa mele sibakhumbule amachawe.
Udakiwe nje lowo finish😂😂
Saliwa akazange athuvuke kwabafileyo akahlanyi futhi usaliwa njengogcabashe
ukulingisa nokuzibiza ngomunt akfani saliwa akadlanga nhlabathi nobisi
😂🤣🤣😂
Umuntu osanganayo uwena msakazi mbumbulu ngoba baningi oSibusiso oThemba oMusa Nosipho OThembi emhlabeni omabizo baningi uSaliwa mayengu Mqgumeni akunankinga lokho kujwayelekile Umabizo
Wavuvukala pho bhova emehlweni🤣🤣🤣
Liqinisile leliqawe eligcabashe usaliwa uyagaga,sazi insizwa Thina eyavuka emathuneni
Wesimukanandwendee uwubani wena lwabishi ufuna udumo doti u Saliwa uthe ulingisela i Bhova wena doti wathi uvuke ekfeni uyibhova hamba sdwedwe uhlalaphi selokhu wabaleka kini una 15 years skhohlakali.
Nangu uyazisho ukut ukhuluma noSaliwa empangeni esgodini sase Dondotha akazange ethi ngingumgqumeni mseleku niyathanda ukufuna udumo olubhedakho king zoso namanje uyakuphisa ukut akaze athi ulibhova phuma kusaliwa angeke ufike kuGwajo
Usaliwa akalalanga no Kamajola
Phela wena malume wasuke waxuba inkulumo wathi uvukile wawusemgedeni udlinhlabathi wathi usuka wathi nguwe unqoh ibhova 😂😂😂😂😂😂
Udakiwe wena slima usaliwa uyaziwa ubezidlalela akaze asangane njengawe uzibizw ngebhova uze uthi ubuthunjiwe nxa
Ibhova elinensila😂😂😂😂😂
😂😂😂😂kodwa Ngizwe 😂😂😂😂
Uhlanyela usaliwa wenaDoti ngyakzonda nje wena Gcabashe wangizwisa ubuhlungu, futh akunamuntu odidiswa elento kaSaliwa ngoba syamazi wena ungudoti nje
Useyahlanyake logcabashe manje
Akuvakali elibova inxolo Lo iPhone uyahleka
Usaliwa uyazidlalela
U saliwa kashongo ukuthi uyibhova kodwa ulingise, ibhova ,akonelutho ngalokho.
Akazibizanga nhlobo nidakiwe
Uyagula ngempela Gcabashe
Nidakiwe nonke
Cha phela wena wadla umfazi weBhiva ingakho waboshwa😂
Lol naye gcabashe akabuye ejele yena saliwa akonanga the lutho
Ibhova lase dondotha
Umbuzo enginawo ukuthi samyeka kanjani uGcabashe,kwakumele simtitinye wadelela ngempela ezibiza ngeqhawe kwakumele ashawe
Manje uzoso usehlekani kangaka😂
😂😂😂😂😂😂😂ibhova elinensila?
Ai iChunu
Uyalingisa not uzibiza ngalo nani nibuye nisiphaphele nje
Kunomehluko ukulingisa nokuzibiza ngegama lomuntu
Akaphinde aboshwe akadelanga lomuntu
Igama likaMgqumeni liyamsanganisa uGcabashe,uSaliwa uzivezile akazange agoloze negama futhi akayanga koqamba amanga emndenini.ey akasmele lommbhemu ,wahamba phambukwami eyobhala ephepheni ukuthi unguMgqumeni wangishiya ngihleli estolo ngaksasa boom usevela ephepheni. Kwahle ndoda usuyanyanyisa ke manje,awudelanga ukuboshwa??.
uhleka kanjan u Zoso 🤣🤣🤣🤣🤣🤦🤦
😂😂😂😂😅
😂😂😂
Akazange asho ukuthi uyibhova kahle mafostane Gcabashe
Guy's ngaze ngahleka Bafetu akekho okhuluma Kahle ngo Gcabashe kulama comment plus zikhulile iyingane ZiKA Mgqumeni Kodwa nomama ka Lusanda kwakumele aboshwe babhebhana no Gcabashe maqede wavuma kuth u Mgqumeni kwakuy fraud u Mama ka lusanda isigebengu nje sakudalooo u phi vele loyo Tsotsi
Akaboshwe naye ngoba yaphapha 😡🤞
Ugcabashe akaboshwe futhi ngoba usahlanya uSaliwa Ibiza ngebhova lesikima kesi sona sithi siyibhova