Mfoka Cebekhulu ngikuthulela isgqoko mft isiphiwo sakho i wont skip Ads ###Iskhathi sakho kmele sikuphilise ngoba unekhono ngokuxoxa everytime i play your videos before i go to sleep🙌
Loving this stories make me fell like I m in the story like am part of each andi learn a lot from each story from bhut Menzi. Thank you please keep on ❤
Brother I like the way you talk about these stories, the way you speak, a person have a picture mind when you talk, nd sometimes your stories open peoples eyes
Siyabonga ngalezi ndaba osixoxela zona. Kodwa-ke uthi usisi waphunyula kanjani kulolugibe lomcuphi. Ngibuza ngoba i think i fell into the same trap ngiyabona akasangthandi ubhuti kodwa mina ayi ngisasha boh lapho angifuni nami.
All i can say is that MC Menzisto media is the best kuningi sYafunda ngakho la Kanti nalo baba uyi perfect story teller uyakwazi ukuchaza indaba ❤ syafisa athuthuke kakhulu kunakuqala SYabonga.
I believe this story coz i once had a problem like this ..bengize ngiphuphe ngaye lombhuti ngize ngibe wet ...ngizibuze ukuthi y and leso skhathi ngiyayisaba lensizwa but mangimbona ingcondo yam beyisangana nje
It's true yazi I can relate but angaz if ubuntu bekayinkabi or what but bekawu taxi driver mina ngihlala daveyton so lo driver bekalayisha from daveyton to east rand mall boksburg yeyi bengimthanda loya bhuti nkosiyam and angakaze angishele bekagcina ngokubulisa nje loya bekawusebenzi umuthi straight
Thank you ngalesi story because sithatha izinkomo zizifake emfuleni sithi silobola abantu kanti weeeeeh! It a waste of time, umuntu uthatha abantu okade bebutha yonke imkhokha endleleni. Madoda thatha umuntu osemcane kokusiza lokho.
Izinkabi Chronicles, syabonga Qhawe lakithi 👌🏿👌🏿
Am from Limpopo,am learning Zulu from your channel...and love the stories
Nsizwa, bambelela on this guy, he speaks proper Zulu, no manga manga business from Gauteng's Zulu
You are dangerous, you can't learn IsiZulu from this deep level Ka gana
Uyadlala wena
Guys you listen and learn from this guy mna nje ngabe I'm back in jail
I dont know why but i like lezi story zeenkabi🙈🤣🤣🤣
Me too😢
Nami yaz i wish kungakhulunywa ngazo
Zimnandi yize kukhulunywa ngokufa kwabantu😢😢
Ziminandi ziyakha futh
Lapho ziyimvela kancane 😅
Uqinisile mkhaya, from policing experience, ngake ngayibona komunye umfana owayehlupha kuthiwa wayebulala abantu. Naye wagcina ebulewe ngaso isibhamu, wayesejwayele impela ukuboshwa kodwa ehlale ekhishwa ngayo i Bail.
Lensizwa yayivele imamatheke ingakakhulumi nakakhulu. zazimthanda izintombi yena engazinaki, namaphoyisa esifazane wawubona ukuthi ayamthanda ngoba futhi wayeyigeza lensizwa kodwa futhi wayengawesheli lamaphoyisa.
Wayengasebenzi ndawo kodwa wayehlale emuhle-nje enuka kamnandi. Uma wawucabanga ukuthi uzombopha uhamba wedwa hhay wawuvele ubone ingelosi. kwakubangcono impela ngoba sasimlanda sibaningi ngoba wawungagcina umshiyile.
Lento yayingihlupha ngoba njalo mangimbuka ngoba ngangibona ukuthi ikhona into eWrong ekulomuntu. Ngaze ngambuza ngeliny ilanga ukuthi yini lena emenza abenjena wavele wahleka.
Jesu🤦♀️
The nkabi diaries and Facebook series are my personal favourites. I love and learn loads ❤❤❤
Kudala sagcina izinkabi chronicles, enkosi Bulbexe ngokusiqwashisa bhuti omdala 🎉🎉🎉
Sewumbizelan kodwa ngobul'bexe🤣🤣
@@LINDOKUHLE_SOKHULU_ZNngicabanga ukuthi uthi isithakazelo sakhe ngoba akayena owukuqala engambona embiza ngalegama😅
am kinda busy preparing for my exams next week but i do find time for transformation live# UFS BLOEM campus approves😍 love and light to you all
Are you by any chance studying law?
Transformation Live is too good, every topic is always the best🔥💯
Mfoka Cebekhulu ngikuthulela isgqoko mft isiphiwo sakho i wont skip Ads ###Iskhathi sakho kmele sikuphilise ngoba unekhono ngokuxoxa everytime i play your videos before i go to sleep🙌
Walayeka usisi ubufebe nje
Akukho muthi la hlushwa ubufebe lo Zondo ndini
🤣🤣uqinisile yazi ubufebe
🤣🤣🤣
😂😂😂
😂😂😂 ........ 🤞🏾
Kodwa Mageba bakithi 😂😂😂😂😂😂😂
💪💪uyazi lento oyishoyo nami ubhuti wami wayeyinkabi waye njalo amantombazane ayemthanda yene wayenohlanga if eke wabukana nayo intombi babhekana amehlo namehlo kwakuvele kube njalo intombi izivumele
Loving this stories make me fell like I m in the story like am part of each andi learn a lot from each story from bhut Menzi. Thank you please keep on ❤
Izinkabi chronicles zimnandi izindaba zakhona Big up bhuti❤
Kushuthi wayehambe eshela elala nabantu besfazane ekhipha lona ibhadi leli.
Aibo kodwa ikhona into enjalo itjooo I'm speechless, kodwa kuyacaca ukuthi umuthi lo akusibona ubufebe ayikho into enjena ube umuntu wesifazane
Asbonge nge nkabi chronicles, saygcina nini nje
Nami inkabi Chronicles is my favorite
Uyaphila koda mama
Yini engathi uwena lona ompofu owayefake amatracksuits amnyama e Adidas😅
😂😂😂
😂😂 nami ngiyasola
Uyena vele🤣🤣🤣
Uyena uyena uBulubexe 😂
😂😂😂😂 tjoo
Bhuti Mc ...I hope niyaphila .....ang'fun ukungasho nam this is one of my favorite stories........
Noma imithi ngingayikhonzile kodwa Uma uke wawusebenzisa unakwa intombi okade ungayithandi I ivele ikunamathele but uzibambe ngoba inyanga iyakuxwayisa ngomphumela wamantombazane musebenzisa imithi yayo, ize ithi uzobona ngawo ekufuna phansi ukuthi lenduku iyasebenza
singaxhumana kanjan bafo
@@sandilesabelo9258 have nithanda izinto
Brother I like the way you talk about these stories, the way you speak, a person have a picture mind when you talk, nd sometimes your stories open peoples eyes
Good people let's like please before we continue listening 🙏
Ubufebe bentombazane nje mxm
Lol😂
😂😂😂
Hhawu MaZondo wafeba kangaka
Unophephethwane umaZondo
Big up to u love yo story more ezenkabi
Ndiyazithanda ke lezi ztory zeziNkabi 😂😂😂😂
Hai cc yaphila
Thank you For You Story
Othi..Amadoda awasekho uyasangana nanka amadoda angempela ungapheli amandla usiqhwashise
Malume bewu munt oshaya iymoto zeMali ngikhula angikhumbuli nje enetheken enga spani lowa munt bebamba oMatron ,osis bako NPA enzima emathekenin very humble and out spoken guy hlez esmart megqokile ngisho ekhuluma nePhone ewa cwecwa amazwi ayi namanje ngsam khumbula umalume wengthanda meyo checker anglande samben khumbula nje ebluff ebambi manager yase debonairs i'd eat for free ngize nghambe......
What a story teller what a wow. ❤
Ngathi ngingawuthola lomuthi for interview ngfuna bashiseke bangikhumbule after interview baze bayokungilanda ngamaphoyisa ekhaya bangangifowneli bazongilanda yhaz
😂😂😂😂😂😂
Ubufebe kuMaZondo😮😮😮😮
Akukho Muthi la wayedlala ubufebe nje Lonondindwa😅
Impela banjalo masebevukwe ubufebe bavika ngemithi bonke
@@sandilemntungwa1538uyanyanyisa nje Lona Nd uhlushwa nawukuthi unemali eningi AZE Ehle eTekzin esekhokhile eyobheka umfana angamazi
I need this Muthi src
I need it tooo 😅😅
Bhuti omdala glowing❤😅🎉
Ugezekile ubhuti Omdala ❤
Wake wangthola nam lomuthi lombhemu ngamthanda efulathele engangboni mina ngimbona ngezwa nhliziyo ishaya ngamandla kangangokuba ngisho ukuqomana kwethu kwaba isikhashana impela mangilokhu ngiqhubeka ngijola naye ngyabona ukuthi khona into ewrong ngalomuntu waphela emehlweni ami mhla ngimbuze ukuthi ukephi cz ngangifuna ukumbona kwaba ukumgcina kwami kuze kuba manje wangblocker yonke indawo ngazibuza kuthi kanjn ngoba besiryt kodwa mangizwa uxoxa indaba zeynkabi nami kuyangcacela kuthi bengphila nayo ngingazi kodwa futhi ngingasho ngithi imina ngangafuni ukwazi ngoba yonke into yahlala obala emva kweskhathi kuwukuthi ngeke ngisho lutho nokungshela kwakhe nje angaz ukuthi kwaba kanjn ngoba mina angikhombisanga kuye ukuthi khona into eyenzakalayo kimi ngingazike noma nam ngazidayisa kuye ngandlela thile
There's something charming ngezinkabi, bayathandeka, and banempatho 😜
bayadubula futhi
Omakoti abanempene.
Lol amandla obfebe entombini awukh umuthi onje dankie lindamkhonto
😂😂😂😂😂😂
Ooooh my lord 🙆♂️ ziyafeba ingane zakweminyimizi bo 🤔
Losisi uzibulawelwa ubufebenj, akunamuthi lana nj.
😂😂😂
Thank you so much Menzisto, for always producing educational materials
Akaze ngithande uhlelo kanje no bhuti wam ngiyakuchoma mn uphephe legwalagwala ❤
Siyabonga ngalezi ndaba osixoxela zona. Kodwa-ke uthi usisi waphunyula kanjani kulolugibe lomcuphi. Ngibuza ngoba i think i fell into the same trap ngiyabona akasangthandi ubhuti kodwa mina ayi ngisasha boh lapho angifuni nami.
Yeyi ngoba, abantu bangaze bafele emanyaleni
Mahlobo madoda yadla eyakwethu 💪💪👏
❤❤❤kodwa sizokwaliwa ngamadod ngo cebekhulu uyathandeka nangu bhuti kokodwa nje😅😅😅😅😅😅
Kunezifebe zokuzalwa bakwethu and unfortunately maZondo is one of them.
Kodwa Jesu ngampela ngihlezi ngizwa kuthiwa bayandinda osisi kodwa njeeee leee ngiyayiqala😅😂😂
Yabona lesi esokuzalwa😂
First one big bro
Beautiful MC as always. Can you share the details or link of that background track the first you used from the begining of your channel
I love Izinkabi Chronicles 💞💞💞
All i can say is that MC Menzisto media is the best kuningi sYafunda ngakho la Kanti nalo baba uyi perfect story teller uyakwazi ukuchaza indaba ❤ syafisa athuthuke kakhulu kunakuqala SYabonga.
I really missed inkabi chronicles syabonga 🫂
Ey nam😅😅 I've always found inkabi chronicles more interesting 🤟🏽
Shwele ngelosi yobufebe 😂😂😂
Ngihlale ngithi ngyabazi ubufebe kodwa lobu hhay😂😂
Ngiyabazisa ubufebe hayi suka
Hhayi Sisi windlondlo yeZifebe.. ngiyakuvuma.😮 ngicela wehlise uzolimala.ntomboh… akuwona umuthi wenkabi..inkinga isimilo siyaxega qha.
Yeyeni😮bufebe bunjena buxakile
Wayezwa ubufebe akomuthi unjalo lapha habee😂😂😂
Lool😂😂😅ai nkosi impela south Africa is a movie
uLayekile uNondindwa Sies
Akuwona umuthi obhuti baka Ntombela bayathandeka😂😂
Unesiphiwo sokulandisa udaba, ikakhulu ngezigameko nezehlo nezehlakalo Nongalo
Unamanga lobhuti yeses!!!
Ngiyamkholwa bafo, kunomfana ebengimazi ushiye nezingane eziningi
Mina ngiyayazi lento ayishoyo😢
@@SamukelisiweMayeza Yake yenzeka kuwena?
Oh and today I didn't skip the advertisement,in support of the channel
Nami futhi.
Hheshe mfoka Cebekhulu usekhona umfoka Nala asambee mnewethu ❤❤❤❤
Big up Bhuti you are a storie teller❤
Ngake ngawusebenzisa lomuthi ngiwuthatha kwenye inyanga eseyashina yakwa Buthelezi oLundi emahlanathini kwase kubuya ngisho engangifunda nabo eskoleni sebengicinga ngingakaze ngibabone ngasho kulenyanga yasho yathi umuthi lo owusebenzisayo ngangingakujabulelike lokhu kokulahlela kwamantombazane ngoba alahlisana i focus
Nguyawufuna lami lomuthi mfo
Idimoni lobufebe nje leli, ayikho lento yomuthi. Isifebe nje lesi
Nithanda indaba
Nize nikhohlwe ukuPresser uLIKE
HHAYI NINA 😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂cha ukhona shame
Mhlambe wuwe Cebekhulu mina ngiyaksola phela namasoka nina😂😂😂😂
Nondindwa haaa😂😂😂
Kuhlekwa noma kufiwe😂😂😂.Unzima lo muthi.
Izinkabi ziwaqedile amantombazane😂
Mna nje these stories has made me to be a batter man
Hmmm wadonswa umuthi kwaze kwabuhlungu noma esetshenwa ukuthi nkabi le
Mina sengfisa ukuthola lomuthi nkosyami
Woza uzowathol owabafaz eNyakatho
Ukuphi nendawo
@@InjulaSamson eNgwavuma kwelaMathonga nelamaSwazi
@@thabaninyawo-hv5geCela amanumba wakho bafo.
@@samkelocyril5998😂😂😂😂😂
Ngiyabonga mfwethu ukuthatha iskhathi sakho uya kude kakhulu nalomkhakha omkhulu kangaka
Ume nje mfwethu uNkulunkulu akugcine nomndeni wakho
❤Thanks
I believe this story coz i once had a problem like this ..bengize ngiphuphe ngaye lombhuti ngize ngibe wet ...ngizibuze ukuthi y and leso skhathi ngiyayisaba lensizwa but mangimbona ingcondo yam beyisangana nje
Wayiqeda kanjani leyo nkinga?
Ngyawufuna lomuthi wezinkabi yebo angisiyo inkabi kodwa ngyawufuna ngiwufunela okunye
Usukhuluphele Bulbexe😂😂
mkhaba ei liyabhubha
Uyambona kodwa, kuqhuma izinkinobho sehembe. Iyasutha inkabi malanga 😂🤣😂🤣
Lutho sir❤😂 ukunganaki okuningi
Mmmh amanga somandla😩🙆♂️🤦♂️
😂😂😂😂😂😂😂😂😂
I'm here to sign a register ❤❤❤
Kazi uzuyibuke nje video uyiqede unga like usuke uzitshela ukuthi uyini nje namafinyila emvu
Haaaibo! Yaze yangiqeda ngensini le comment 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@@nokuthulacumbula1502 🤣🤣🤣🤣🤣🤣bayangicika sekuyini nje uku like
😂😂😂😂😂 hawu yeyeni
Amafinyila wemvu😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂kdw mapiwana upetulwa yin umoya wakho mara nina😂
@@BuhlebendaloMbhele-xp6kg 🤣🤣🤣ai akonakele ukuthi nje bayangidina ngokuzazi
Present My Buti ❤️🙌
Leyontokazi isithandana nami
Yin gama Lalomuthi ngiwufunela ndoda yami khona ngizobona lento eyenza uMazondo😂😂😂😂😂
Empelen nje umuthi nje uwonke menzi wezinto zenzeke ikakhulu kazi mukuvume kahle nje
Ufebelina
Story teller pooh😂😅
😂😂😂 Ay abafazi benu ngiyabavuma
Yazi lezindaba zensa ngingabi namali ngoba kfanele ngilwelwe ukuthi ngibe neData njalo khona ngizolalela lezindaba😂
Hawe ngabe ubani lowo kukithi la😯😯😯
It's true yazi I can relate but angaz if ubuntu bekayinkabi or what but bekawu taxi driver mina ngihlala daveyton so lo driver bekalayisha from daveyton to east rand mall boksburg yeyi bengimthanda loya bhuti nkosiyam and angakaze angishele bekagcina ngokubulisa nje loya bekawusebenzi umuthi straight
Ubufeb ngempela akho muthi ynjlo
I like your storys
Zimnandi lezindaba...sibonge Cebekhulu kodwake kunzima makuwumuthi ngempela onjena abaphephile abesimame ngoba lomuthi usetshenziswa abantu abayingozi
Zimnand izitory zakh though zihamba nobubi,eziny kodw ngathi unamanga e.g lesi NJ usishoyo umunt aze Ehle eTaxin ngomunt ongamaz
🔥🔥🔥changing lives
Thank you ngalesi story because sithatha izinkomo zizifake emfuleni sithi silobola abantu kanti weeeeeh! It a waste of time, umuntu uthatha abantu okade bebutha yonke imkhokha endleleni. Madoda thatha umuntu osemcane kokusiza lokho.