Kanti ungubani uShembe

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 15 окт 2024
  • Dr Ngogi Mahaye

Комментарии • 44

  • @ngogiemmanuelmahaye2599
    @ngogiemmanuelmahaye2599  4 года назад +22

    Ngicela nilandele lengosi ngobuningi nimeme nabanye ngobuningi ukuze kuvele Amandla kaShembe emhlabeni jikelele.
    Futhi ihlale ikhona ingapheli oKhozini FM. Ngoba omubi uhlale elwisana nobuhle bukaShembe kulomhlaba. Siyabonga ukuba nathi ke sithole ithuba lokuchaza ngenkolo eyafika no Mqaliwendlela kuleli.
    Ngicela futhi niyithandazele kakhulu nibonge oKhozini FM Management nomaCingwane uBeeKay ngomoya nenhliziyo kaJehova abanayo.
    uNyazilwezulu luyonibusisa Amen.

  • @MlandoShezi-o7z
    @MlandoShezi-o7z Год назад +1

    🙏🙏siyabonga baba ukukhanyisela izww 🙏

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 2 года назад +4

    Mina ngivuya andiphezi iminyaka engaka ndibiza amagama awrong ndithandaza kanti ndibiza wrong namhlanje ndiyazi nguban Nkulunkulu wam ngu Shembe and andiyi ndawo tuuu zokukhonza Shembe ngentlizio yam yonke ndibulela ububele bakho Shembe ngondilanda bendihleli ebumnyameni ndingazi Shembe ndaxolisa baba Shembe ngentlizio yam yonke 💯💯💯💯💯💯❤️❤️❤️❤️👄

  • @sizweprince1056
    @sizweprince1056 5 месяцев назад

    Hawu! Wayibeka yezwakala ngamehlo enyama uyobona umuntu kodwa ngamehlo kamoya unkulunkulu Wake wayikhuluma lendaba ubaba uNyazi lwezulu wathi Abantu nginguNkulunkulu mina ngingu Nyazi angisho kanjalo bona Abantu bathi ngemisebenzi yakhe inkosi ibusise enikuzwile Amen

  • @phumlanidludla9633
    @phumlanidludla9633 4 года назад +5

    UNyaz luya ELinda lahawkela umama wayesethukwa LA agane khona ebizwa ngenyumba luthi kulomama ngizoknika ngane yomfana ngonyaka ozayo unglinde LA usuygonile ngempela kwabanjalo .UNKULUNKULU UNYAZI

  • @mduduziziqubu2265
    @mduduziziqubu2265 8 месяцев назад

    Amen Dokotela uShembe uyinkosi ngempela.

  • @lisolethunkukwana485
    @lisolethunkukwana485 4 года назад +4

    Awwu siyabulela Tata ngokuba abantu nibaxelele ngo Shembe ngoluhlobo loba he is the divine spirit from God who created heaven and earth that was present ku Moses and Jesus Christ.

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 3 года назад +2

    Ameen dokotela kodwa I insimbi zinomsindo ophezulu

  • @sphamandlanxumalo3456
    @sphamandlanxumalo3456 4 года назад +1

    ei cha uyayibeka lendaba mtakanhliziyo uShemne uNyazi lube nawe noma ngabe ukephi

  • @ezimnandichannel1018
    @ezimnandichannel1018 9 месяцев назад

    Amen baba mahaye unolwazi olunzulu impela kodwa nithule nithini iNabachu yehlulwa umsebenzi okumele iwenze thina asifundiswa lutho kwinabachu kuvele kukhulunywe into esiyijwayele ngisho kuyisabatha kuthiwe hloniphani ningagobeli KUBAZALI ningakhokheli futhi nabo abakhokheli sekuphelile.
    MANJE abantu abafikayo bazofundani
    KWINABACHU SIFUNDISWA UKUBULALA UMSEBENZI KANKULUNKULU
    KUSUKA UMUNTU OGCOTSHIWE AHLABELELE IZINGOMA ZANGAPHANDLE
    AYIKHO IMITHETHO EYAKHA INAZARETA ESIYIFUNDISWAYO
    1 KMELE KEKUFUNDISWE ABANTU ABASHA NGOKUBALULEKA KOMGIDI
    UYINI UMGIDI
    2.IMPEMPE IPHATHWA UBANI
    IPHUMAPHI IMPEMPE MAKUZOYIWA EMGIDINI
    3.AWUSHINTSHWA UMGIDI
    4.AKUGIDWA UMGIDI KANKULUNKULU KUFAKWE IZICATHULO NEZIGQOKO
    5 AWUGIDWA UMGIDI UNQUNU FAKA UMNAZARETHA
    6. UHLOBO LWAMABHIZINISI OKUVUMELEKILE UKUTHI AMANAZARETA ABENAWO
    7.AWUNIKELI NGEMAILI OYIPHIWE
    8.UMNAZARETHA AWUWASHWA NOMA INGANI
    9.AMAHEU, USHINGAMU USUDLIWA BUKHOMA
    10.ONJANI OGIDAYO
    KaNzimakwe bekushawa uthando umphathi weNabachu jikelele wahlabelela lezingoma ZANGAPHANDLE kwasuka omunye umuntu uyabuza kwenye insizwa yakwa mbotho uthi hau nenziwa yini maNazaretha ukuthi uShembe enenzele into yenu enhle kangaka niyishiye nithande ezabanye izihlabelelo nake nawabona amaweseli ehlabelela izingoma zenu mayekhonza njengoba nina nenza.
    Lento IKHOMBA ngokusobala ukuthi akukenziwa lutho

    • @ngogiemmanuelmahaye2599
      @ngogiemmanuelmahaye2599  9 месяцев назад

      Baba, umanisimema noma kuphi,,siyofika siyendlale indaba ka Shembe, Amen.

    • @ezimnandichannel1018
      @ezimnandichannel1018 9 месяцев назад

      Amen ngyabonga
      KODWA bengicela nikulungise loku esengikubalile especially kuloluhlelo lwakho ingasabalala ngike ngezwa nomshumayeli umajiya eyikhuza lento yalezihlabelelo

  • @lisolethunkukwana485
    @lisolethunkukwana485 4 года назад +5

    Because people lack knowledge of who Shembe is, even some of our members fail to explain to people who have no clue about ubu Nazaretha. People don't know that ubu Nazaretha kuphela kwenkolo uNkulunkulu asifundise yona ekuqaleni kwakhe ukwenza izulu nomhlaba. And siyabulela ngoxelela abantu ukuba ubu Nazaretha buka Shembe esibunikwe ngu Mdali bukhelwe ngaphantsi kweemfundiso asilobela zona ngenceku yakhe uMoses, uJesu namasiko ezizwe zokhokho bethu. Thuthuka Thuthuka buNazaretha! 🚂☀️🌘🌈⚡

  • @sikhumbuzomlozini2994
    @sikhumbuzomlozini2994 4 года назад +2

    Amen uShembe abenawe Dokotela ngokukhanyisela umhlaba. Thabani Thabani bufikile ubunazaretha izizwe zisinda abezihlakazekile. 😍

  • @mawandekolisi9501
    @mawandekolisi9501 2 года назад

    Siyabonga amazwi amnandi ngonkulunkulu wethu Baba Amen

  • @mhlonishwamfeka725
    @mhlonishwamfeka725 4 года назад +1

    Baba maHAYE ungabesahlehla nalolulwazi lwakho unothile ngalo ngicabangakuthi nomuntu obethatha kancane inkolo yobuNazareth kukhona ukwambuleleka kuye Nkosi kubusise baba

  • @ntuthukombhele4235
    @ntuthukombhele4235 2 года назад +1

    ✋🤚

  • @nkosi900msimango6
    @nkosi900msimango6 Год назад

    Syabonga baba mahaye

  • @nkosi900msimango6
    @nkosi900msimango6 Год назад

    Kodwa ngiyakhal ngeynsimbi lezi sgcina sesngezwa kahle ngenxa yazo

  • @mthokozisisithebe1217
    @mthokozisisithebe1217 4 года назад +2

    Mmmm dokotela uyawageqa amagula kdw ngisacela ungayishiyi indaba yenkanyezi eyawa enanda ilandelwa yizazi

  • @phumlanidludla9633
    @phumlanidludla9633 4 года назад +1

    Ngabe asikho ukube UNYAZI ALUSITHANDANGA

  • @phindilemthethwa9162
    @phindilemthethwa9162 4 года назад +2

    Am Nandi amazwi onezindlebe uyezwa 🙏🙌🌈⚡️🌑🌕🚂

  • @sibongilemabaso7521
    @sibongilemabaso7521 4 года назад +3

    Ndodana yoNyazi,nginesicelo la ngiseMnambithi kunodadewethu la abakwakhe bafuna ukuhlela usuku azoshada ngalo lube ngeSabatha uma ethi kuyisono loko bayamlwisa basho nokuthi ukuthathaphi ukuthi osebenza nge Sabatha makafe,isfiso sami ukuthi ke ubacacisele bonke kangabaka Bhombela abantu emhlabeni ukuthi usuku lwe Sabatha kungani kuyilolu,ngangilalele ngaleliyaSabatha kodwa abacacelwanga kahle makuza osukwini lwesikhombisa iliphi ngempela,bona bathi isonto,silindile nangaleliSabatha ukukhuliswa ngamasiko nenkolo,ameni

  • @leonardkhulekani5152
    @leonardkhulekani5152 4 года назад +1

    Hhay Ushembe Unyazi kanti ngempela ungubani, buka nje uhulumen uvali zwe kodwa uShembe Unyazi waqhamuka ngo Dr wethu, kanye No B k. uNkulunkul akukhulise afihle izitha.

  • @thinasiyabonganyathikazi9232
    @thinasiyabonganyathikazi9232 4 года назад

    Ngiyabingelela ekuseni,bengicela le video ene klip ka Shembe nokuxhumana noNyathikazi,ngiyacela

  • @galela9461
    @galela9461 10 месяцев назад

    ngingufakazi wokuthi uShembe ungunkulunkulu.nima ngadutshulwa ngabulawangezi nhlamvu ezingu 16 wangibuyisa uShembe ngyaphila angikhubazekile sdalo ngyaphila ngo

  • @zamosmthethwa5439
    @zamosmthethwa5439 4 года назад +1

    Inkosi inibusise

  • @gamazwane6866
    @gamazwane6866 4 года назад

    Dokotela siyabonga, sibonga asiphezi wenze lento esiyiyo yenza more sense manje. UShembe akukhulise Mhlonishwa

  • @sizwexaba6742
    @sizwexaba6742 2 года назад +1

    This is based less, who is Shembe is the topic how ever the good Dr tells us his feelings about who Shembe is. Saying uShembe uNkulunkulu is so miss leading in so many ways. Ezihlabelelweni zamaNazaretha ungayifunda front to back but no where you will find uShembe refers to him self as uNkulunkulu. UShembe wazichaza yena bafwethu explicitly if i may so say. UShembe umgu Prophet kaJehova ongu Nkulukulu wakwa Israel kodwa namhlanje ufikele eNigizimu Africa ngalokho sithi uNkulunkulu waseKphakameni. In short the Dr didn't do justice to the topic, respectfully.