Nalenyanga isaqhubeka nakho ukukhangisa isithwalo. Asikho isithwalo esi right noma ungayaph. It either into uyitholq ku God together with ancestors or wenza scam or ukuthwala. Ukuthwala ukube ku right ngabe sonke syathwala
@@lindokuhlegugulethumtakaba882 Uqinisile ngoba nalo Gasa wakhona engathi wazi konke ekulapheni. But akavele ngempela oseke walashwa uyena. But hey izithwalo zase Afrika azidlali neingane, meaning akulapheki at all.
Bakwethu, Kufanele ngiyazi ukuthi, When the Devil give you wealth, fame, success and power he also attaches sorrow, pain and emptyness to it. Sibonge Thank you 💕...
Wena madala uzcabangela wena wedwa awbacabangeli abanye abantu usugijima uza la kwa tv ngobanakho sekfuneka eyakho ingane uthin ngalengane yabantu oybulelen bewngezngan la ku tv ngenkath kusafuneka ingane yangaphandle
La ku channel u baba Gasa uthi usiza mahala mara Uma umfonela uthi uphethe u half uyala uthi beka imali uzoza 😅or Buya uzo kusiza ngento elingana naleyo mali onayo not lento ozoba uyifuna
Ukuthwala akukho rty noma ngabe iyiphi indlela siyabonga King Schaka luhle uhlelo lwakho luyafundisa kakhulu,umsebenzi omuhle mawuqhubeke..
Ppl should watch videos ngokuthwala konke kuqala ngathi ku-managable masekuya isikhathi sijike singasaseyiyo lento owanukwa Yona ilapho ke inkinga
UNkulunkulu uthi ungafisa okukamakhelwane wakho. Isono isithwalo asibusisekwanga. Remember u r making an agreement with a devil so what do you expect
@@SibusisoKhoza-b3r17:47
@@SibusisoKhoza-b3r17:55 17:56 17:58
Your telling the truth boss it's not nice at all
Ave uludriver kodwa loluhlelo king ungaphezi ukusilethela ezinye iziqephu ezithe ukweluleka syabonga ❤
No this channel must be on SABC🔥🔥🔥❣️❣️
Maar mazosinika ixesha elincnci ku SABC not more than 30 minutes
Ngifisa angalutholi usizo ngoba akafuni nezakhe izingane kodwa ifile eyomuntu saze sahlupheka nkosi sifihle bawo .ngabe uyaqhubeka kube akushiwongo ukuthi akabulale eyakhe abulale ezabanyenxaa
Kubuhlungu ngoba am sure walahleka umuntu endaweni akaziwa nokuthi washonaphi kodwa yena ugcwele imali,ave kubuhlungu ukungamngcwabi muntu wakini💔💔💔💔
And yena akasafuni makuzofa yena😭😭😭
Ngcono ngoba uyaveza obala angaE aqhubeke abulale 😭😭😭
Injalo ubezoqhubeka ngoba ukwazile ukuyibulala eyasendaweni kumanje abomndeni abakatholi isisombululo sokuthi kwenzakalani ngengane yabo
Mina ngithanda lesi esivele sibulale ababo abantwana kunokuthi kufe abasemndeni abangazi lutho ngesithwalo sakhe,inkinga abantu sebalahle Ubuntu nendlela ekwakuphilwa ngazo sebakhonze kakhulu imali nempakamo
Not Blaqlife TV becoming my new SABC 1......👋👋
Well i never thought of that but now that you said it...i totally agree 😊
Kunjalo kunezinkinga
Ai phela nami sengihlala la.
Better than even dstv
Every time I get a chance that's me and Blaqlife TV.😂😂😂 very addictive
Kazi kwakungubani lona owabulawa ukuba akufuni emndenini ubezoqhubka abulale ngaphandle bamlaya bathi ekhaya
Nalenyanga isaqhubeka nakho ukukhangisa isithwalo. Asikho isithwalo esi right noma ungayaph. It either into uyitholq ku God together with ancestors or wenza scam or ukuthwala. Ukuthwala ukube ku right ngabe sonke syathwala
Cha Mina bengithi akaqhubeke ubaba angasayeki ngoba sekumele ahlabekwakhe kwakha lwa nakuloyamuzi owehlabekuwo kudle kubaba kunjalo mkhulu ngiyaxolisa ukuvelakanje😭😭😭😭😭
Bengicela ufe pls baba njengalona owamubulala pls yifa baba
Makafe ngempela naye lobaba, ngeke bo
akavume afe straight
Aw 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂makafe naye bandla awuuu😂😂😂😂😂
Please yifa baba😂😂😂
Khuphuka Mkhulu Gasa, ayi cha ngiyeza kuwena
Ngathi ukuba ngumzalwane ku safer than all these wicked paths
lol it’s also not safe have you not watch the church episode 😅😅😅
Nabazalwane bayathwala ikakhulukazi abafundisi ibandla lisuke lingazi libona kuhle konke@@RethabileMokone-c4b
Nikhulunyiswa ukungazi nina kade ngikhona last week bekunomuntu ozolahla izigubhu about 7 and intombazane yebhodlela iyalashwa namanje le eyayihlala emhlanga iyolwandle ebusuku
Ake kuvele Noma oyedwa oseke wasizakala ku babu GASA , kakhulukazi kulaba abahlushwa izithwalo.
Nawe siyakuhlupha
Kungakuhle ukuzwa ukuthi ngabe ukhona yini Noma oyedwa nje ogcina esizakele
@@lindokuhlegugulethumtakaba882 Uqinisile ngoba nalo Gasa wakhona engathi wazi konke ekulapheni. But akavele ngempela oseke walashwa uyena.
But hey izithwalo zase Afrika azidlali neingane, meaning akulapheki at all.
Sicela ama testimony wabantu esebalutholile usizo, ukuze bazo khuthala nabanye
ngiyabingelela ku baba u Dr Gasa siyacela bandla ningabanik abantu umthi ukuba bazenzele indlu emnyama le ayinanembeza siyophela lesizwe saphunga nomageba kushaywana ngapha nangapha sinabantu esibazonda ngabakwenza kuthina so uma sinikwa umuthi kuthiwa asishayane soda zizokhala ngempela iyovalwa imizi yobaba ngiybonga akube uwena omenzelayo engawaz umuthi dankooo.
Qubeka thatha ngcekeni bcs sukewabulala vele nganeyomuntu eyazalwa yathandwa yakhuliswa Kubo njengezakho but wanganandaba naloko dotindini mxm yifa impela wonakele
Manje mfwethu ababoshwa yini labantu emva kokusho yonke lemfihlo
Siyabonga ngempela ku Blaqlife TV abantu abafunde ukuthi isithwalo asilunganga
Kwaze kwanzima kulo Baba ..ngokuthanda
Best presenter my bruuu,God bless you 🙏
Honestly I am not judge Judy but lo owambulala yena kubo how r they feeling ,bulala nowakho umndeni ke angithi ufuna imali
Amanga nje ukuthi usukungazi mawuthwala kufuneka umuntu akukaze kuthwale ngenkukhu
Akaye kubashumayeli ayozindlala acele bamuse EBUHLENI uzosizakala but komele uvume yonke into uyocela intethelelo mase uyasizwa ukhona malume owayethwale ngomndeni wakhe bamsiza kulonyaka sengathi ungaphuthuma
Laba abasizwayo yinipho bengabuyi bazofakazi ukuthi basizakele ngempela yini
Syabonga kakhulu nge Blaqlife TV iyasifundisa okuningi👊👊👊
Kubukeka ingekho indlela yemali ephephile,sengiyofa ngiphuyile.kungaba kuhle asizakale.
Ibetway ikhona
Hamba uyeku 2+2 kwamhlaba yalingana, ayokulahlis lesosthwal
lol
🎉Baba Gasa uwrong ukutshela abantu indlela yokthakatha ngoba omunye uzokwenza eganga hayi ngoba umonile
Uma ukholwa awuthakatheki futhi akekho ongathwala ngawe ngoba lezizinto azilifuni igazi labazalwane, kwaze kwamnandi ukuba umzalwane, Ave sipholile silala ubuthongo
That's why unyaka usheshe uphele ngalemisebenzi kasathane yezithwalo
Akafune usizo kulenye inyang kona Mozambique ngoba uyakhona kubuyela emuva kodwa uzolahlekelwa yiyoyonke into
Ningamusizi ngiyamucelela bandla ngoba wakwazi ukuzwisa abanye abantu ubuhlungu 🙏. Akezikhale kuye bese eyabuya ker
Abantu abathwele bazicabangela bona nje qha,badla bodwa izambane likapondo kubukwe bona emindenini ngencebo,kodwa ngithi nje uyeza umhlawokphela,basqyoziphendulelela kuJehova ngalamagazi abazichithela wona ngaphandle kwemvume yoMdali
Kazi wayimenzeni lo owambulala ngoba sengafuni nje ukungena egcekeni kwakhe mmmxm.
Imali esheshayo iyingxaki ngase unyamezele apho uThixo ekubeke khona
Lo wambulala wayengathandwa kubo😅😅
Uyabheda ngifisa engalutholi usizo
Eish greed iyahlupha. And bakibo basamfuna lowomuntu
@@busisiweditshego8446I even forgot about that part😢. Ngoba umuntu uyanyamalala 😮
Ukuthwala akubusisiwe ngoba kulimaza umndeni wena uyaphumelela umndeni ulimala.
Bakwethu,
Kufanele ngiyazi ukuthi,
When the Devil give you wealth, fame, success and power he also attaches sorrow, pain and emptyness to it.
Sibonge
Thank you 💕...
Amen mfowethu power to that
Abantu bangcolile Jehovah
Bagcolile kakhulu!
Ngivuka Ngayo ngilala Ngayo ngi cleana Ngayo lol...BLAQLIFE TV ❤❤ SIYA FUNDA KAKHULU ❤
Yimi loyo ngilala ngo 2am ngivukangaye angisayibukeli netv
Syabonga ngo lwazi.
Wena ingoba sekuthiwa bulala ekhaya wawukuzoba njani kwakumnandi ubulala ngapha ndle yoooh usile haaa
Kunzima emhlabeni 💔I hope uzothola usizo ubaba. Sifunda zonke insuku ngempilo 🤞
Niyaluthanda udumo nokubukwa ezweni...yini Kube amadoda akhala kakhulu ngesithwalo esiwahluphayo...niyalayeka kodwa
Watching from Germany... Cha, King Schaka, ukuthwala kunobungozi. Awubesabi wena🤔 Greed is disastrous! Akhona kodwa amadoda acebile angathwele eSouth Africa? Ngiphantse ngaqoma uMzulu, uthe ma engitshela ukuthi unebusiness, ngamblocka from all platforms🤦🏾♀️😂😂😂😂😂🤦🏾♀️
i love this channel, if mngmt xan add english subtittles will be lovely
Kuncono wamukele lokho unkulunkulu akuphe khona nokuqina emthandazweni uzihluphr noNkulunkulu angeke akulshle🙏🙏
Ngoku kubhlungu ngoba seyifuna abakho abantwana usile kutheni ungazange ulufune usizo ngelanga lokqala Beth Bulala umntu wena wakhetha ukumbulala ngoba sebefuna owakho uyasukuma uyofunana usizo icacile uba bebengafunanga owakho umntwana ubuzoqhubeka ubabulale nisile sheim banikaz😢 bezithwalo😢😢😢😢 😢😢😢😢
Phansi nje ngesithwalo cz abenzi baza abachazi ngobubi bakhona babeks ubuhle kuphela💔💔
Bonke labantu abafuna usizo because ngoba sebaxakekile sebadlile imali😢umenzi akakhalelwa....Gasa yena angeke wazi yonke into😅noma bathini akekho umuntu owazi yonke into
Lobaba uthi ufuna usizo ,usizwa njani engakahlambuluki emndenini walomuntu ambulalayo, Uma ezisola ngesenzo sakhe akalungise konke angenzeli ukuphila kwakhe kuphela acabangele nomnde walomuntu ambulalayo
umkhulu ugasa akakaze njer athi into akayazi
Uyakhankankasa
General Practitioner....dokotela owelapha izifo zonke😅😅
Uyibonisa okwami
Ingoba nathi as blaqlife asimdingi umuntu ongazilutho ngeke kuwakhe umqondo lokho if kucaca ukuthi umuntu ofika kwi show akanawo amandla okumsiza uyasho kodwa lindani nisazokubona nalokho kwenzeka
😂😂😂khuzeka
Awuthathanga into erong.ukutwala konke akubusisekanga umuntu wonke uzalwa efumbethe.yekelani ukutwala lincolisa abokhokho uyabahlaza.
Wena madala uzcabangela wena wedwa awbacabangeli abanye abantu usugijima uza la kwa tv ngobanakho sekfuneka eyakho ingane uthin ngalengane yabantu oybulelen bewngezngan la ku tv ngenkath kusafuneka ingane yangaphandle
Lento uyenzela inyanga ngokubona kwami iyo ibenefit more.
part 2 please wasizakala yin ubaba
Beyond funani lapho kumnandi maba bulalaabantwana Bantu makufanele ba ngene emizini yabo baya baleka ba funa usizo 💔💔
Ngcela ukubuza ukuthi ukuba bekungashiwongo ukuthi Angeles egcekeni ubezoza mini ukuzosho lobaba
Unembeza awusekho kubantu
Cha sekunzima naweGasa ukuty sikwethembe wena konke uyakwaz ,kodwa kaze sizwe noyedwa oty umsizile😢😢
Ngibingelele ohlelweni S'chaka abuntu bacela ongenani kube noma u anonymous ezofakaza osesizakele kumkhulu wethu u Gasa. Achaze ukuthi wayezothula siphi isithwalo abake bavela phambilini.bese kuqhusthekwa nabanye abafuna usizo.Ngoba manje sebeqalile abanye abathembi ukuthi abantu bayasizeka kwaGasa.
😮😮😮😮😮😮😮wena wonke baba salususidla khona emdenini engani loyo owamthatha khange uwuzwele undeni wakhe ,asinidleni mona kodwa haaaaa ninzima bakithi yini abakhunkuli.uqobo😮😮😮😢😢😢😢
Siyanonga blaqlife TV
Sicela umuntu kulabantu abasixoxele iynkinga zabo abasizakele kwa baba uGaza
Cha ngeke ukuthwala kuyinkinga bonke bayakhaLa yoo
Ukhohlakele we baba kumele ujeze
hayi booo kanti kungani bangachazi ukuthi uzogcina usubulala umuntu kebe kuwena ukuthi uyaqhubeka noma cha. mmmmh umdlalo lona
Kangaroo
My question is eyaka bani le ngane wayi bulala usizi elingaka ngoba seyi solo kangaka buyele kubazali bakhe ubacele bazoba ne closure
Blaglife Tv I learn a lot about a life threw your program
kunzima emhlabeni ngiyabonga
Mina angimthembi ubaba Gasa
Kanjani manje ngoba ingathi Nguye osiza abantu abanenkinga ngeythwalo zabo?
😂😂😅 leni manje ndoda
Mina self cabanga usebenza ngaphandle kwemali ayikho
La ku channel u baba Gasa uthi usiza mahala mara Uma umfonela uthi uphethe u half uyala uthi beka imali uzoza 😅or Buya uzo kusiza ngento elingana naleyo mali onayo not lento ozoba uyifuna
Kwakmele acele usizo ekqalen Uma sekthiwa aka bulale umntu, mnje sefuna usizo ngoba sekmele kungene emndenini wakhe? aiboo uyaganga lobaba
Ngiyafisa ungalutholi usizo ubambe khona egcekeni ngoba phela wena ufuna imali
Yes lo owabulawa yena
Asizfundiseni ukulinda unkulunkulu uyalindwa😮😮
My favourite channel
Akuve kubuhlungu ukuswela ngisho ukudla KODWA hlala nokweswela kwakho. Ithemba liyaphilisa..Gwema ubukhazikhazi bakwaMakhelwane!!
King Schaka uyawenza umsebenzi wakh 🎉
Ngifisa sengathi angangaluthola usiso lobaba ngeke akwazi kubulala mntwana womuntu kalula bese angafuni ngabakhe 😡😡
Engabe yingane kabani le owayikhipha umphefumulo .nikela owakho ke manje ngoba awufuni ngengane zakho ngiyaku jaja nje mkhulu kwakufane ubone uma sekuya enkomeni ukuthi kuzolandela umuntu
Kunxima ukuthwalaaa ngekee ncono ndife ndihluphekaa
Yes mangishone nginje
Yewena babe wena bekuryt ubulala labanye bulala labakho dodi shengatsi bangahlala bangakusiti ungusathane wena babe wena
Kodwa ekugcineni igazi nomakanjani ngisho ungaqala ngenkukhu uze ngembuzi uze ngenkomo kodwa ekugcineni igazi lomuntu
Engathi ungamthola usizo kuleno kodwa uma ngikulalela kahle indaba yakho isuke ngokugana kwa endawemi ohlala kuyo igama lakho lingekho phezulu futhi ngapha une business olenzayo kanti isithwalo sakho sasibhekephi kubantu bakuhloniphe noma umsebenzi wakho
Ngyfuna nam ukuthwala kodwa
Nam ngyafuna mf2 ashambe
Isilwane esinezinyawo ezimbili🤭
Inkukhu inezinyawo ezimbili nje,why kumele Kube umuntu isilwane.awamushise amalahle akhe la wabasile akathunywanga yithi ukuthi he should lack self esteem.obaba abadala babulawa Yi peer pressure nnxx..Waze wangibhora lomuntu
Eeeh true iNkukhu nje inezinyawo ezimbili...
Luhle kakhulu loluhlelo kodwa bekungaba ncono mase besizakele abantu babuye futh basbekele ngempilo after besizakele
Siyacela basakazi nisilethele ose asizakele please 🙏
Asibonge blaqlife tv ihamba phambili ❤
Yaz siphilile kubabaza kuleyi nsuku🤞💔🙆
Niyayithanda nale mozambique damn
Qhubeka baba thatha lento kyphileka angthi wena thanduku hlonishwa emphakathini😢
Aii bandla mhlampe nawamì baba kwathwalwa ngaye nje waduka akaze atholakale
Oh nkosi ngenelela Jehovah,uzotholakala bekani ithemba kuJehova,
Ay umkhulu Gasa yonkinto uyayazi
Hai hayi schaka bkt loGasa 😅😅angisamtholisisi manje😮
😂
Siyacela Chaka babuye enibasizile bazothula ubufakazi ngenyi imini
Awu cha inyanga ziyadlala ngabantu y engamtshelanga ukuth kuzobamba kuze kufike la?ngoba wayengeke lesithwalo.
Ugcine umhlaba mkhulu ngeke phela ,,,,ngoba owambulala naye unomdeni
UsizWelan mahhala ngb uyiskhohlakali senja yendoda
Ukuba kuthiwa bulalani ezenu izingane ngabe kungcono kakhulu
Eysh ukuthanda imali
Akamubulale ingani useqalile
L
Basanawo nebheza bantu and bafuna sizo ngoba sekufuneka igazi labo
Inaske ndimrshove athethe fast😂
🏃🏃♀️🏃♀️🏃♀️🏃♀️🏃♀️🏃⚰
Yhoooo bakithi kuyini lokhuJesu