Khoza : UNkosikazi Oyisiwula Wenzani Emzini!!!

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 май 2023
  • #amanazaretha #ebuhleni #unyazilwezulu #shembe #umgidi

Комментарии • 39

  • @izululethu1
    @izululethu1  Год назад +3

    Pls Subscribe 🙏❤🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458 4 месяца назад

      Baba ukhoza uthi ngathi isibankwa sicindezelwe isivalo😂🤣🤣🤣

  • @user-xk1iw2pg5y
    @user-xk1iw2pg5y 10 месяцев назад +4

    Amen ngiyabonga intshumayelo ngicela iNkosi yamaKhosi ingikhumbule mina. Kuningi esengukuzwile Shenbe oyingcwele awungikhumbule Nyazi Lwezulu kulezizinkinga enginanazo 👏👏

  • @JabulaJb
    @JabulaJb 11 месяцев назад +2

    Amen 🙏🙏 sacela ningipha inamba kababa okade eshumayela kunedawo engithintile kakhulu engifisa engisize kuyo 🙏

  • @sandilekhoza5343
    @sandilekhoza5343 Год назад +4

    Shembe uze usikhumbule siyona akuyeyekeki ukuna siyagoloza noma singenayo inkani kepha uma senza ngokuphikelela sesilazi iqiniso sifana nabadeleli bomthetho. Sikhumbule Nyazilwezulu sigudleka njalo kepha yipha umoya wokuphenduka sifanele ukubizwa ngegama lakho

  • @siyabongagumede4870
    @siyabongagumede4870 11 месяцев назад +4

    Amen hhay kodwa Baba uKhoza unayo inkonzo yokwakha imizi🤞🙏🙏

    • @MrEmassive
      @MrEmassive 3 месяца назад

      Noma yokubulala abantu?

  • @user-iy3il5pe5w
    @user-iy3il5pe5w 10 месяцев назад +1

    Amen emzini oyingcwele syabonga Nyazi Lwezulu

  • @sikhumbuzosokhela7533
    @sikhumbuzosokhela7533 Год назад +1

    Ngyamhloniph uShembe 🙏

  • @nokulunganoluh5416
    @nokulunganoluh5416 4 месяца назад

    Amen ngaze nga khulu namuhla

  • @user-nj8pr3pk7o
    @user-nj8pr3pk7o Год назад

    Amen Ushembe are goplole manazaretha

  • @fikzomsomi355
    @fikzomsomi355 Год назад +1

    Mmh Shembe oyingcwele ngizolikhipha

  • @user-ck1ng3uf4m
    @user-ck1ng3uf4m 4 месяца назад

    🙏 Amen sikhulekise sibenezindlebe zokuzwa

  • @bavelilengcamu3131
    @bavelilengcamu3131 11 месяцев назад +1

    Shembe USIKHUMBULE ubenathi sisemhlabeni wokona

  • @user-ig3dl6id6v
    @user-ig3dl6id6v Год назад +2

    Ukukhuluma kwaseZulwini lokhu.

  • @user-jl6er5hg2r
    @user-jl6er5hg2r 10 месяцев назад

    Hi bab Khoza ngikuthanda kakhuĺu ngoba ivangeli lakhe eleqiniso ivangeli likaShembe alincethezi futhi akulo elokusaba amazondo ngoba uShembe wasbekela imithetho kakhuluka ebhleni wawungangeni mawufake imikhaphu, penda inzipho, imishoba yamahashi wawungangeni ebhĺeni mawunalezi zinto iqiniso liyababa phambili bab Khoza phambili😅

  • @duduzileduma8506
    @duduzileduma8506 Год назад

    Amen

  • @bhekisbayya420
    @bhekisbayya420 11 месяцев назад

    Amennnnnn

  • @NokuphiwaLanga-ti6hj
    @NokuphiwaLanga-ti6hj 10 месяцев назад

    ❤️

  • @SibonakalisiweMsane
    @SibonakalisiweMsane 9 месяцев назад

    Ayi lemazwi astrong ngiyabonga mina🙏🙏🙏

  • @phililepamela3855
    @phililepamela3855 Год назад

    Asilaleli noma silazi iqini❤aso

  • @mlungisimashinini6584
    @mlungisimashinini6584 Год назад

    Injalo

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 Год назад

    Uhm Shembe uze usikhumbule, ukhumbule nalemizi yokhokho bethu. Usiphe inhliziyo zokufuna ukuqonda, nokwazi.

  • @patrickpetzer9880
    @patrickpetzer9880 Год назад

    Sacela inumba ka khoza bo syacela bakithi sinemibuzo esifuna ukuyibuza

  • @GoogleAccount-cs2lk
    @GoogleAccount-cs2lk 4 месяца назад

    Cela ningiphe ku WhatsApp

  • @MthuyiProduction
    @MthuyiProduction 9 месяцев назад

    Indlizitsha

  • @mpilonhlezungumpilonhlezun2752
    @mpilonhlezungumpilonhlezun2752 Год назад +2

    Ngikhule ngabo ubunazaretha ngase ngiyahlubuka ngo14 n Koda uyabona uKhoza if eshumayela ayi ngiyamuzwa n esontwen sibuyela khona makunje

    • @msongiwensimbijobe9196
      @msongiwensimbijobe9196 11 месяцев назад +2

      Buyani sizozama sonke mfwethu noma kunzima sibambe singayeki

    • @thobilevundla8567
      @thobilevundla8567 4 месяца назад

      Mina ngingumhedeni nje kodwa. UShembe uyanganika izibona kaliso. Kodwa ngiyavilapha ukuyotshela amanazaretha. Noma ngiphupha kabi ngimemeza UShembe angisize. Kodwa ngine nkinga yikuvilapha ukunya ethembelini😭

  • @ThokozaniZwane-st5gt
    @ThokozaniZwane-st5gt Год назад +3

    Inkonzo ekulomfundisi wenkosi ingenhla kakhulu.

  • @fezilekhululiwe9084
    @fezilekhululiwe9084 Год назад

    Mmmhhh Jehova

  • @nokuthulacynthianxumalo3731
    @nokuthulacynthianxumalo3731 9 месяцев назад

    Ngicela ukubuza uma ngiza ekhaya lomphefumulo kumele ngifike ngingazipendile izinzipho yize zimfushane kuwukuthi bengisemcimbini? Ngibonge nidazophendula

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 4 месяца назад

      Azipendwa dadewethu. Izingubo ezimfishane nezikumpintshayo nezikhombisa umzimba azigqokwa. Ngiyethemba wagcina uyile.

    • @nokuthulacynthianxumalo3731
      @nokuthulacynthianxumalo3731 4 месяца назад

      Thanks cc, ngaya

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 4 месяца назад

      @@nokuthulacynthianxumalo3731 Amen.

  • @user-qw5oe5xn5l
    @user-qw5oe5xn5l Год назад +1

    Cha kunento engingayitholi kahle Kanti akushiwo ukuthi into uyaziyekela wena ushembe akathi yiyeke uvele athi inkosi ikubusise