Mashudula akuvumi nokuthi akhulume emva kokwaliwa

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 окт 2024
  • #malusitv

Комментарии • 166

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 3 месяца назад +19

    Mashudulu kumele uyeke ukuvumela ukuhamba ubanjwa amadoda aze akuqabule ayikho ke indoda engavuma ukuba nomfazi ovumela uqatshulwa amanye amadoda

    • @PhindileMakhoba
      @PhindileMakhoba 3 месяца назад +1

      injalonje angazi ngampela why iqiniso silibalekela , sekufakwa abathakathi kulento ayike

  • @thulilezulu1755
    @thulilezulu1755 3 месяца назад +13

    Ngazenganithanda bafazi nihlangene kahle kanje hau mengase sibambane kanje kungalunga ezweni ❤❤❤❤❤❤❤

  • @fisanihadebe1789
    @fisanihadebe1789 3 месяца назад +14

    Mina ngithanda ukuthu uMavundla uyakusho angakuthandi ,angimboni njengomuntu othanda ukukhonzwa but akafuni nento yakhe. Ngeke noma ngabe ubani ongavuma ukubona isithandwa sakhe siqatshulwa ngomunye umuntu

  • @Dumile-lt6jp
    @Dumile-lt6jp 3 месяца назад +6

    Ngaze nganithanda bafazi nawukhulula umoya wam ngokukhulumisa uShudoo kumanje angdlile akudleki Shudo hamba kumyeni wakho uhlale naye phansi ukhulume cc makufika ukukhala ukhale kodwa uzoxola Mavundla cc ungbuki thina snomona ngothando lwenu yilwa ntomboo ungavumi nhlobo ❤❤ngyacela ngiyanithanda nobabili angfuni nani guyz🤲🏻👏❤❤

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 3 месяца назад +12

    Mina ngokwami umashudula yingane kodwa into ayenzayo ayifani nezifundiso zakhe mawonile mukela iphutha lakho awuyivuseli indoda amacala ithukuthele uyayilinda iphonele ngalesisikhathi ijabule ebese uthi uyazi kodwa babakhe kukhona into engingayithandi ebese uyamtshela ejabule uma ibhubesi lisakwantile awuphikisani nalo

  • @Faith_Jehovamystrength
    @Faith_Jehovamystrength 3 месяца назад

    Mashudula ubaba wakho umyeni wam ngino 30 years namuhla ngishade naye... Usangala nanamuhla umu sixabana.. Yindlela nje ayiyo.. Ngiyakuthanda uma uvele loko ungakushayindiva kodwa ke uqaphele akusona isenzo esimnandi...❤

  • @BusiMthembu-h7n
    @BusiMthembu-h7n 3 месяца назад +16

    We love you cc musa ukuvuma ukuqatshulwa abafana ❤❤

    • @NontobekoDlamini-kr6pt
      @NontobekoDlamini-kr6pt 3 месяца назад

      ulindeleni ngempela manje sengathi umavundla owonile noma uyindoda ehlukile kube kuwuye umavundla obekezelele yena nalomfana fengabe nje ekuqaleni wayeke ngci ukukhuluma naloyamfana

  • @fanizahlatshwayo5168
    @fanizahlatshwayo5168 3 месяца назад +3

    My sister qina ume isibindi abantu abayithandi into enhle,okuhle kodwa emendweni wakho cc.
    Lomoya uzondlula qhubeka umthande umyeni wakho uphinde umhloniphe.
    Kuwowonke amakhosikazi akunike i support ngicela ubambe iziyalo zabo dadewethu ,we love you our favorite couple ❤❤❤❤❤

  • @mpumeeunice8805
    @mpumeeunice8805 3 месяца назад +3

    Kodwa Cc uvuma kanjani lo Bhuti omfunisani eduzane kwakho ngoba uphezu kuma Mavundla ufuna nihlukane..Cha Ngiswele ischitho.pls Cc phuma kulomfo kuhudulela isthunzi sakho phansi.. plus kulwa nomavundla but usebenzisa Wena.pls Dali lwela isthunzi sakho ❤

  • @nonjabulocindi5751
    @nonjabulocindi5751 3 месяца назад +8

    Unephutha vumaaaaa inkinga Yakho unenkani ft awufuni ukubona iphutha lakho ..Wena mawungabona umavundla eqabulana yentombazane ungaphathek kanjan?

  • @KhanyisileShezi-ye7uc
    @KhanyisileShezi-ye7uc 3 месяца назад +6

    Mashudula engikwaziyo umavundla uyakuthanda shona kumavundla akutshele la emehlweni ilwa cc plz

  • @KhethiweMhlongo-k6l
    @KhethiweMhlongo-k6l 3 месяца назад +1

    Cha angiboni Mavundla engumuntu ofuna kukhonzwa , Mavundla akayithandi indaba yamadoda Wena Shudo hlonipha Mavundla umnikeze isithunzi ASI deserveyo njengoba ekuhlonipha naye but uthando lwabo lukhulu lunamandla❤ futhi bayathanda

  • @ElsieMathe-ec3il
    @ElsieMathe-ec3il 3 месяца назад +3

    Ngaze ngakhubeka ngendlela Jehova kulezithandani zethu Nina niyofa nilahlane Nina ngane zami

  • @zandilentshangase8274
    @zandilentshangase8274 3 месяца назад +1

    NgoJesu Kristu uthando lwenu Mashudula ninoLungisani Mavundla ningavumi ukwehlulwa izimfamona

  • @princessnozipho9473
    @princessnozipho9473 3 месяца назад +1

    MaShezi yeka ukuqatsulwa abafana khombisa ukuthi unesimilo. ❤

  • @businzama6939
    @businzama6939 3 месяца назад +3

    Awuuuuu malobhuti usengaze azomala esidlangalaleni kusazolunga Mashudula XOLISA kumuntu wakho futhi uzokuxolela

    • @GeorgeMemela
      @GeorgeMemela 3 месяца назад +1

      Kodwa futhi uma uzokhumbula kahle into yabo bebeyenza kubuka izwe ngoba ksukela esashela uMavundla ubeshela esdlangalaleni baze bashuthe namavidio nangenkathi eseqoma yingakho ke emale esdlangalaleni nje kubuka izwe ngaze ngayzonda lendoda ebahlukanisile

  • @NduduzoManyanga
    @NduduzoManyanga 3 месяца назад +2

    Bomama auuuu naze naba abahlobo abahle empilweni kamashudula .....imani naye ....cc engingakusho nje silwele isthunzi somyeni wakho ungajabulisi Abantu umavundla wakhetha kwabaningi ababemfuna nabasamfunayo....bhuti mavundla uma usuthenge iteki elimhlophe ukhuluma nonyawo ukuthi ungagxobi laphana uzoncola....nawe ukhuluma nomasdula ukuthi ungavalwa udumo ugcine sungehlisa ibhulukwe mcathulise uyihamb kuqal lendima ...mavundla ungashalazeli ubunsizwa bakho.....

  • @AugustineNtshangase
    @AugustineNtshangase 3 месяца назад +2

    Syabonga bomama kodwa bayathandana labo bobabili, kodwa hambani nobabili ezintweni Hai wedwa ngoba blonde ukuthi nixabane Nami angilalanga❤❤

  • @noziphovilakazi7916
    @noziphovilakazi7916 3 месяца назад +2

    Nami ngisho njalo cc ilwele into yakho Shudo ❤❤sinethemba kusaphakeme umoya kuzodlula kulunge

  • @hosanangcamp6528
    @hosanangcamp6528 3 месяца назад +3

    Nami ngithi yilwelwe into yakho Shudu. From Swaziland

  • @nkosinathimbatha9340
    @nkosinathimbatha9340 3 месяца назад +2

    Abantu besifazane kodwa eqinisweni abakhani, bayathanda ukududuzana ngento engekho. Ukuthi nje batshele uMashudula into elula ukuthi akayeke ukudlalisana nabafana ngoba useqomile. Inkinga nje ukuthi uMashudula akaboni ukuthi udelelisa uMavundla ngabafana, ayikho indoda engavuma lento ayenzayo uMashudula eqatshulwa umfana izwe lonke libuka.

  • @FankieMdlalose-jz5kf
    @FankieMdlalose-jz5kf 3 месяца назад +2

    Iqiniso laziwa nguwe Bt noma yiphi ndoda ngeke kujabulele lokhu okwenzile

  • @semakalengchamane5221
    @semakalengchamane5221 3 месяца назад +5

    Mina angivuni muntu lana uyazi usebenza ngabantu uMavundla . Kumele akubonise ukuthi uvika kanjani izimo zabalandeli. Yena usehambile kakhulu lomkhakha.

    • @lorrainengema5419
      @lorrainengema5419 3 месяца назад

      Uzoba strong shudo kodwa okmele ukwazi efazi LAND AKUKHO LULA KUNEZKHATHI OGCINUNGASAZI NOMA INKANTOLO LE NOMA UMSHADO OR UMQOMO AKE NJE UTHOLE IKHONA LAPHO UZOSHIYA KHONA INKANI KUZE UZOOHAMBA LENDLELA LOVE SO SO SO MUCH

  • @NkululekoNKULE-j9t
    @NkululekoNKULE-j9t 3 месяца назад +2

    Bhuti mavundla akakhule naye ake akayeke abantu abanomona ngoba kwayona leyontuthwane emthuthela ndaba inomona kwayona but sisi wam❤zibambe ziqine. Uneskhwele

  • @mpendulogumede-xr4sv
    @mpendulogumede-xr4sv 3 месяца назад +1

    lana kudingeka ukwehla nokuthoba nokuxolisa, inkani yasekhaya kini ayisebenzi othandweni ngoba kusuke kuhlanganiswa izidalwa ezimbili zabangasekho ezingazani na before kuyadinga ke ukuthi kuncengwe

  • @zibusisosoni2551
    @zibusisosoni2551 3 месяца назад +4

    UMashudula akazange azicelele ukuqatshulwa. Yilendoda nje ebeyifuna ukufaka isandla semfene. Mavundla buyela emizweni yakho.....niyiljngise into yenu enhle.

  • @NokwandaMisokuhle
    @NokwandaMisokuhle 3 месяца назад +1

    Cha min ngimkhonz impela uMashudul koda ngth usenz amaphuth amaningi kuleskhashan nje bethandanile...and ngath uyaykhohlw ukuth khona asethand naye

  • @SiphiweNdwandwe-zp3et
    @SiphiweNdwandwe-zp3et 3 месяца назад +4

    Siyakuthanda mashudula bakithi akungenzeki izinto ezimbi siyakuqalekisa ngegama lenkosi ungumfazi wakwamavundla

  • @PrettyMakhathini
    @PrettyMakhathini 3 месяца назад +2

    Soyabonga bomama naze nakhuluma kahle noMashudula sengathi kungalunga baxolelane siyabathanda yazi kakhulu❤️❤️❤️

  • @nombulelonzimande
    @nombulelonzimande 3 месяца назад +3

    Ngibuhlungu nganeyami mina ngike mpumalanga sonke isikhathi ngiyaneseka kuqale kubemnyama uma kuzokhaya ngizokukhulekisa nana

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 3 месяца назад +2

    Yooh ngeke lungisa ngiyanithanda kakhulu ❤❤

  • @bawelilengubane6863
    @bawelilengubane6863 3 месяца назад +2

    Mina ngedwà nje Bawelile Ngubane eMtuba ngedwà Mashudula angikuthandi uwedwa ngikuthanda no mavunfla ntombi ayikho iindoda ayikho konke okufunayo iindoda iyabekezelelwa my love fight tor you man owakho uvundla

  • @hlengiwemkhize2016
    @hlengiwemkhize2016 3 месяца назад

    Ngiyabonga bo sis/bo mama…ngokubumbana nje,kusho kukhulu kumina…🙏🏽🌷

  • @SibongakonkeArmstrong
    @SibongakonkeArmstrong 3 месяца назад

    Kanti baqomene ngempela yini no?

  • @elsonmavuso9156
    @elsonmavuso9156 3 месяца назад

    Ngiyinsizwa esekhulile anginawo amagalelo afana nakamavundla kodwa Uma shudula umfazi iphutha iphutha kodwa nami ngiphoxwa ukubakude bakhe

  • @phindiswakeswa5257
    @phindiswakeswa5257 3 месяца назад +2

    Ukuphinda iphutha ngomuntu ofanayo kodwa?

  • @mathembimathembi9185
    @mathembimathembi9185 3 месяца назад

    I love you Mashudula ungasiphoxi siyiNkandla❤

  • @sabathilenxumalo-mm5qc
    @sabathilenxumalo-mm5qc 3 месяца назад

    😢😢ngibuhlung umoy wami ngaw sthandwa 💔💔ngokwenzekil kodwa cc akukh akungadlul empilweni 😢😢

  • @RejoiceMazibuko
    @RejoiceMazibuko 3 месяца назад +1

    Sisi siyanibongela ngothando oluhle enisikhombisa Lona sifunda okuhle Kini. Sisi umdala ngokwanele ukuzithathela izinqumo, futhi uyakwazi ukuhlukanisa okuhle nokubi. Uyamazi umyeni wakho ukuthi ufanelwe yini le - engamenza ahlale ejabulise Musa ukumnika izizathu zokuphoxeka. Njengentombi ezethembayo ungamehlisi kwinhlonipho akunika yona njengekusasa lakhe. Lomuzi enizowakha uzobunjwa yini bobabili ngokubambisana ungavumi Izinto eziyisinengiso zikugudluze Kyle ndawo omi kuyo. Uwe Sisi ozolungisa lapho konakele khona. Kuthiwa umfazi ohlakaniphile uyawakha umuzi wakhe akawubhidlizi. Ngibonga Sisi usazofunda

  • @zamadumisile2332
    @zamadumisile2332 3 месяца назад +3

    Hhayi bo ningayenzi loyonto sijabule kangaka jehova

  • @amafanisa2446
    @amafanisa2446 3 месяца назад

    Mashudula ilwa Ntombo alikho ndawo loluthando othandwa ngalo uMavundla siyanithanda nifanelene.

  • @gracemkhize4196
    @gracemkhize4196 3 месяца назад

    Uma kuwena nje ephinda leliphutha elillodwa kuwena ungaphatheka kanjani. Hlisa umoya ulungise iphutha lingaphindi fanele uyazi into angayithandi uDali khona nizohlala ngokuthula. Ngicela uzazi ufunani ngempilo yakho.. Ubuhle buyaphela cabanga ke ukuthi ufuna leso sikhathi sikufice ulaphi. Khohlwa abaposta indoda yakho. Intombi inaka indoda hhayi okunye. Ukube nganaka lokho ngabe angigugeli kwami

  • @ZodwaMthalane
    @ZodwaMthalane 3 месяца назад

    ❤❤❤❤❤❤yilwa sisi plz kubuhlungu ukuhlukan nomuntu umuthanda akudluli yilwa ngakhonkonke onakho

  • @fisanihadebe1789
    @fisanihadebe1789 3 месяца назад +5

    Haaiɓo uMashudula akayeke ukuqabula abafana. Akukho ryt. Why vele nithi abafuni into enhle benzene abantu

  • @bonisilekhuzwayo2470
    @bonisilekhuzwayo2470 3 месяца назад

    Cc maShezi ubewrong wen usufan nomfaz kaMavundla so ku avoide ukuqatshulwa amadoda akufunz o chocolate sekuphum ne date

  • @SkhunjuliweNdlovu
    @SkhunjuliweNdlovu 3 месяца назад

    Problem mashudula wazi tshela kut akancengile asoze ayko nje ndoda engayivuma leyanto asoze sis thobela muntu wakho zehlise nje

  • @thollysimelane2454
    @thollysimelane2454 3 месяца назад

    Mashudula ntombazane ungajabulisi abantu abangakufiseli okuhke uwulwele umendowakho kumanje ngibuhlungu angikwazi noMavundla angimazi kodwa ngiyophoxeka mangabe ningangcina ngokuhlukana💔💔💔😭

  • @NomvulaNgcoboNomvulahNgcobo
    @NomvulaNgcoboNomvulahNgcobo 3 месяца назад

    Ningazodlala ngoNyazi la losisi akayeke ukuhamba edla amathe amadoda

  • @ExcellerateSpardc
    @ExcellerateSpardc 3 месяца назад +1

    why uvume ukuqatshulwa

  • @thobelanixulu
    @thobelanixulu 3 месяца назад +1

    Lendoda yesudu iyayhlula lengane ayiye kuye finsh n clary mdala kab lomuntu futh uyayaz kahle into ayenzayo

  • @GeorgeMemela
    @GeorgeMemela 3 месяца назад

    Cha nami ngiwuMavundla bengingahlehla ngeke ngiyimele leyanto eyenziwe uMashudula ukweyisa nje lento bayenzile naleyandoda eyamdlisa ichocolate

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela5385 3 месяца назад

    Sekuphushwa icontent la,but angiyiphiki eyokuthandana kwabo

  • @NomawisileMthembu
    @NomawisileMthembu 3 месяца назад

    Lingisani izinto MaShudula cc siyanithanda nobabili noMavundla and yiNdoda leya hlisumoya uvumele umthetho weNdoda

  • @SibongakonkeArmstrong
    @SibongakonkeArmstrong 3 месяца назад

    Ey ithandani zeyikhathi zokugcina ziqomana on line zalane on line ayikho secrets 😢

  • @SimeSibanda
    @SimeSibanda 3 месяца назад

    Guys mina bengilithanda lilobabili and mgisafisa ukuthi uthando lwenu luyephambili liwakhe lumuzi ❤🙏 futhi lawe makoti kumele ungavumeli izitha zingenele ethandweni lwenu 🙏

  • @stevendlamini7323
    @stevendlamini7323 3 месяца назад

    Nina Manga Nina niyakhohlisana lapho uMashudula uthanda madoda akajole aqedubuhle bakhe obumhluphayo

  • @PhindileKhumalo-p3m
    @PhindileKhumalo-p3m 3 месяца назад

    Nikhulume kahle❤

  • @FikileKhumalo-x8o
    @FikileKhumalo-x8o 3 месяца назад

    Kodwa nalaba abahlalela beshooter beposter basende ingabe inkinga yabo ikuphi ngempela nento ezoxabanisa abantu. Kuyajabulisa yini ukubona abantu bexabana ngenxa yakho nonyawo olunodaka aybooo aniziphathe kahle yimbi lento😢😢😢

  • @BhekiHlatshwayo-v1m
    @BhekiHlatshwayo-v1m 3 месяца назад

    Kuzolunga Cc wami nisazothandana❤

  • @xoliemapee3684
    @xoliemapee3684 3 месяца назад

    Good bafaz

  • @PhindileMagwaza-v1w
    @PhindileMagwaza-v1w 3 месяца назад

    Fanenele bobabili baphplise izibazi ezindala then ke bazokwaz kuqala into yabo kodwa if besabhibha zibazi ezindala kuzokonakala ngob noma bani uzothi ohh nakhoke okwangehlakalela ekuqaleni

  • @ednabengu-ep2im
    @ednabengu-ep2im 3 месяца назад +1

    Hayi ngempela uyangibulala ngempela, sekuseduze kodwa Nkulunkulu.

  • @NellyKhanye-f4t
    @NellyKhanye-f4t 3 месяца назад

    Sorry sithandwa Sami kuzolunga ❤❤❤

  • @MsondeziMoli-e1q
    @MsondeziMoli-e1q 3 месяца назад

    Ibihleli iyintsomi kakade
    Wake wayiva Intombi iqhaswa efonini

  • @Faith_Jehovamystrength
    @Faith_Jehovamystrength 3 месяца назад

    Uqatshuliwe noma baqabulene..??

  • @makhosithusi6643
    @makhosithusi6643 3 месяца назад

    Yooh abafazi shame okwethu okwezandla abancikiseli abantu wii aibo "asiyeke" mmmh just like that ubukewangithanda? Kwalula bo maara ngiyanitha Shudoo ne Vundlas isgodi nje lesi kuzodlula ksazobamnandi trust me ❤❤🎉🎉

  • @HlengiweSikhonde
    @HlengiweSikhonde 3 месяца назад

    Mine guys ngyanitsandza cela nilungise lentfo❤❤❤❤

  • @SneguguMfekayi
    @SneguguMfekayi 3 месяца назад

    Mmmmmm i feel sorry Mashudula i wish nilungise nje nibe ryt

  • @mondlikwazikwakhe8238
    @mondlikwazikwakhe8238 3 месяца назад

    Kanti bekungadlalwa yini?

  • @FikileKhumalo-x8o
    @FikileKhumalo-x8o 3 месяца назад

    Kodwa yena lomfana unjani ngempela Mavundla akake aqondane naye ngoba shuthi uwumxabanisi nje yathanda ukona izonto zabantu nalesudi yakhe yakwaMTN mxxxxm 🙁🙁🙁🙁

  • @kusaselihlendabaseElectr-go8od
    @kusaselihlendabaseElectr-go8od 3 месяца назад +1

    Ugcabase waze lwalixova izwe waze wayona into yabantu iyindle.Mashudula hlala phansi nendoda yakho uphume koxovizwe imiphuphe engocabashe uzama udumo ngani

    • @thembekasthabile3553
      @thembekasthabile3553 3 месяца назад

      Akusuye uGcabashe kahle kahle u Zulu Snack phela osuse inkulumo ngoku poster ivideo eqabula uMashudula esphongweni emfunza no Chocolate 😢

  • @solanimathenjwa6563
    @solanimathenjwa6563 3 месяца назад

    Mashudula cc ningayivumeli lento,awubonakali usehluleki,yilwa ntombi uma umthanda kuMavundla,xolisa cc uzehlise nibahle kukhulu okubekiwe kinina

  • @ConstanceButhelezi-h5s
    @ConstanceButhelezi-h5s 3 месяца назад +3

    Akukho muntu onomona bt umaShudulo akazazi ukth usewfaz womuntu asikho. Isdingo sokth ahambe eqatshulwa amadoda finish

    • @shangasethembisilepromise1790
      @shangasethembisilepromise1790 3 месяца назад

      𝚞𝚔𝚌𝚎𝚕𝚒𝚕𝚎 𝚄𝚔𝚞𝚚𝚊𝚝𝚜𝚑𝚞𝚕𝚠𝚊?
      𝚄𝚋𝚞𝚏𝚞𝚗𝚞 𝚔𝚞𝚖𝚋𝚘𝚗𝚊 𝚎𝚖𝚋𝚊 𝚗𝚐𝚎𝚓𝚞𝚋𝚊𝚗𝚎 𝚎𝚜𝚝𝚊𝚐𝚎 𝚎𝚋𝚊𝚕𝚎𝚔𝚎𝚕𝚞 𝚔𝚚𝚊𝚝𝚜𝚑𝚞𝚕𝚠𝚊 𝚖𝚑𝚕𝚊𝚠𝚖𝚋𝚎. 𝙰𝚜𝚗𝚐𝚊𝚍𝚕𝚊𝚕𝚒 𝚗𝚐𝙰𝚜𝚑𝚞𝚍𝚞𝚕𝚊. 𝚞𝚅𝚞𝚗𝚍𝚕𝚊 𝚊𝚔𝚊𝚝𝚑𝚘𝚕𝚎 𝚞𝚖𝚏𝚊𝚣𝚒 𝚘𝚗𝚐𝚊𝚜𝚎𝚋𝚎𝚗𝚣𝚒 𝚘𝚕𝚒𝚖𝚊𝚢𝚘- 𝙺𝚞𝚣𝚘𝚕𝚞𝚗𝚐𝚊 𝚔𝚎 𝚗𝚘𝚝 𝚕𝚘 𝚗𝚊𝚢𝚎 𝚘𝚙𝚑𝚒𝚕𝚊 𝚗𝚊𝚋𝚊𝚗𝚝𝚞 𝚘𝚋𝚞𝚜𝚢.

  • @SlindoXulu
    @SlindoXulu 3 месяца назад +1

    Cc umuntu wakho lona uyakuthanda uyamthanda yilwa cc mzuze umuntu wakho ngoba ukuyekumuntu umthanda uzoba islima sothando cc luzokudlala khulumani nesoka lakho ccpls

  • @BongyMveee
    @BongyMveee 3 месяца назад

    Shudo ngikuthanda impela cc kodwa engizokupha lona elokuthi funda indoda yakho uyazi if ukwaze ukwenza lokho uyonqoba noma yini othandwen lweni and i don't believe khona imoya emibi or ababophile laaaa coz into enibangayo no Mavundla into engacasula noma ubani osemathandweni if eyithanda into yakho wena nje vikela isthunzi sendoda yakho finish

  • @wonderboysamuel3958
    @wonderboysamuel3958 3 месяца назад

    Awuuu mashudula lofika khona amanzi e orange 🍊 nje 😂😂😂😂😂😂

  • @semakalengchamane5221
    @semakalengchamane5221 3 месяца назад

    Kungakuhle futhi nikhulume ngasese ngoba kuyasinda ukuba phambi komhlaba even nakubomndeni . Kodwa yini uSathane . Ngivumelana nodadewethu uthe unfunded imibono yabantu . Yazi niidume naphesheya uma ngise France neEngland ngibuzwa ngani

  • @BusieNdlovu-y7l
    @BusieNdlovu-y7l 3 месяца назад +1

    Kayeke ukuhamba eqatshulwa

  • @NokwaziSithole-mz6pm
    @NokwaziSithole-mz6pm 3 месяца назад

    Ngiyacela gazilami awuu dlabadludla yehla sgananda buyela endodeni

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola7522 3 месяца назад

    Mavundla noMuntu wami bayafana bayathanda ukukhonzwa

  • @hlengiwexaba6121
    @hlengiwexaba6121 3 месяца назад

    Cha nje ngane yami awuziphathe kahle uyeke ukuhamba utapunwa abafana usungumuntu womuntu manje

  • @ZamaNtuli-f6d
    @ZamaNtuli-f6d 3 месяца назад

    Awuu madoda good bafazi ezapheka thina ke lezi eladies house❤

  • @sandilemasaladinkkncalane9301
    @sandilemasaladinkkncalane9301 3 месяца назад

    Kwaze kwabuhlungu xaim into enhle yoniwe ngabantu abangenendaba nokuzizwa kwakho kulendawo okuye shenxa emaphutheni kuzolunga if kuba khona intombeko phakathi kwenu 💔💔💔

  • @RowenVilakazi
    @RowenVilakazi 3 месяца назад +1

    Mina ngicela uma uqenda nje ukusebenza hamba ekhaya pls zehlise girl yilwa ulwele into yakho plz

  • @NontobekoDlamini-kr6pt
    @NontobekoDlamini-kr6pt 3 месяца назад

    laba abathi akayilwele into ayibhidliza yena guys niyazizwa kodwa hhai ngoba singamthandi kodwa shudo kodwa naye hhai ngeke it too much nonke niyabucabanga ubhlungu umavundla abuzwayo ngenxa yakhe ushilo wathi nizothini ngelinye ilanga nimfice ezilengisile ngenxa yezenzo uze uyasho ushudo ukuthi kungaphezu kwamandla akhe okwakhe bekufanele aziphathe kahle ahlukanise ukuthi ufunani hhai ukuthi abantu abamthandi ushodo kodwa lento ayenzile kwi video ngeke guys

  • @NtombifuthiMbatha-pu5eo
    @NtombifuthiMbatha-pu5eo 3 месяца назад

    Mashudula uze ungadideki uyena umaqondana wakho uMavundla cc siyakucela zehlise,akukho lapha kungashunqi khona intuthu kodwa kuyalungiswa kudlule kubemnandi

    • @shangasethembisilepromise1790
      @shangasethembisilepromise1790 3 месяца назад

      𝚔𝚒𝚍𝚠𝚊 𝚗𝚊𝚢𝚎 𝚞𝚏𝚞𝚗𝚞 𝚔𝚞𝚔𝚑𝚘𝚝𝚑𝚊𝚗𝚢𝚎𝚕𝚠𝚊 𝚔𝚊𝚔𝚑𝚞𝚕𝚞. 𝚔𝚊𝚗𝚌𝚊𝚗𝚎 𝚔𝚊𝚗𝚌𝚊𝚗𝚎 𝚞𝚢𝚊𝚕𝚊? 𝙽𝚘 𝚊𝚔𝚊𝚋𝚎 𝚜𝚝𝚛𝚘𝚗𝚐 𝚞𝚢𝚊𝚣 𝚗𝚊𝚢𝚎 𝚞𝚔𝚞𝚝𝚑𝚒 𝚞𝚖𝚞𝚗𝚝𝚞 𝚠𝚊𝚔𝚑𝚎 𝚞𝚜𝚎𝚋𝚎𝚗𝚣𝚊 𝚗𝚐𝚘𝚖𝚙𝚑𝚊𝚔𝚊𝚝𝚑𝚒.....𝚑𝚊𝚢 𝚞𝚣𝚘𝚣𝚊𝚌𝚒𝚜𝚊 𝚞𝙼𝚊𝚜𝚑𝚞𝚍𝚞𝚕𝚊 𝚕𝚒𝚋𝚑𝚞𝚝𝚒. 𝚖𝚊𝚜𝚑𝚞𝚍𝚞𝚕𝚊 𝚊𝚔𝚊𝚌𝚎𝚕𝚊𝚗𝚐𝚊 𝚔𝚒𝚜𝚜 𝚋𝚊𝚔𝚠𝚎𝚝𝚑𝚞- 𝙽𝚊𝚔𝚞𝚠𝚎 𝚗𝚊𝚔𝚞𝚠𝚎 𝚔𝚞𝚗𝚣𝚒𝚖𝚊 𝚔𝚊𝚋𝚒 𝚞𝚔𝚜𝚞𝚔𝚊 𝚗𝚐𝚎𝚓𝚞𝚋𝚊𝚗𝚎 𝚞𝚋𝚊𝚕𝚎𝚔𝚎𝚕𝚞 𝚖𝚞𝚗𝚝𝚞 𝚎𝚜𝚝𝚊𝚐𝚎 𝚘𝚛 𝚔𝚞𝚙𝚑𝚒

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 3 месяца назад

    Webafazi nithini ngokuthi uMashudulu uqatshulwe enye indoda

  • @sihlengcobo5506
    @sihlengcobo5506 3 месяца назад

    Imoto ehambayo ikhonkothwa Izinja 🤣🤣🤣🤣niyasangana nina uyimoto ehambayo ngokuqatshulwa abafana

  • @SiphiweNdwandwe-zp3et
    @SiphiweNdwandwe-zp3et 3 месяца назад

    Indoda inesikhwele cc ayikho eyovuma ukubona umfazi wakhe eqatshulwa siyakuthanda singabafazi

  • @thobizwane3088
    @thobizwane3088 3 месяца назад

    Go fetch your mendo girl..ungadidwa abant abalwa no bae babo nge sitiation yakho...uxolisile,sikuzwile sonke...go be happpy child

  • @ZinhleThobile
    @ZinhleThobile 3 месяца назад

    Yaz lento isiyadabukisa manje yaz sengiqala ukuzwa ibuhlungu nkanti besengamukekile ukut bekuwumdlalo 😭😭😭

  • @ThulisiweIgnitia
    @ThulisiweIgnitia 3 месяца назад

    Kuzolunga shudus kufundwa ngamaphutha 💔

  • @lungisaninxumalo2859
    @lungisaninxumalo2859 3 месяца назад

    Bonke o Lungisani banje mabethanda bathañda all out and they give their all but once u step out of line they are gone so sisi yekela le nonsense oyenzayo ulokhu uqatshulwa abafana

  • @khanyi653
    @khanyi653 3 месяца назад

    Isuport engaka ❤❤❤❤❤

  • @NtombifuthiMbatha-pu5eo
    @NtombifuthiMbatha-pu5eo 3 месяца назад

    Mashudula siyacela lungisani cc sinidinga nobabili,uyakuthanda uMavundla n naye uyakuthanda xolelanani pls guys❤

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 3 месяца назад

    bomama naze nakhuluma iqiniso dadewethu mashudula akahloniphe mavundla

  • @IgnatiaNzimande
    @IgnatiaNzimande 3 месяца назад

    ❤nkosyam

  • @DelisileShezi-ow7de
    @DelisileShezi-ow7de 3 месяца назад

    Mashudula cc wam ngsacela ungiph no yakho

  • @QalicileNyoni
    @QalicileNyoni 3 месяца назад +1

    Niyofa nibulawe ukucolisela umuntu ongezwa....umashudula akezwa

  • @MzwandileKunene-w4o
    @MzwandileKunene-w4o 3 месяца назад

    Uma Vundla akame ukujaha ukulobola ngoba uzozilila ekugcineni usesi ngathi akakaqedi ukuzinikela othandweni nani bosisi asinikeze yena uma shudula azicabangele yena bese ayashintsha indlela ezokwenza uma Vundla akwate ngoba lokhu esikuzwayo akuqali yebo ziyantshontshwa izinkomo kodwa okwamanje kusasheshile