USMAKADE THIXO NKULUNKULU JEHOVA THIXO SMAKADE NKULUNKULU GOD'S THIS IS A GREAT THINGS HERPEN IN MY LIFE STYLE AND YOUR BEST JEHOVA THIXO SIVIKELE SOTHONDOSE MANGELENGELE MAHLUBI MAHLUBIKAZI NINE BOMASHWABADELA INKOMO NEZIMPONDO ZAYO AMEN NDLONDLO KONKE KWAQALA NGATHI BAFOWETHU AMEN NDLONDLO NDLUBU ZAMILA EMTHONDWENI ZAGQAMALAZA SOTHONDOSE MANGELENGEL MAHLUBI NAMAHLUBIKAZI NGIYANITHANDA BOMASHWABADELA INKOMO NEZIMPONDO ZAYO AMEN
It is not about imangaliso umuntu azenzayo okumenza abe uNkulunkulu, noma ungavusa abafileyo but akusho ukuthi usunguNkulunkulu ngalokho, singadukisani lana bafowethu
Ey wakhuphuka uMfundisi uMzulwini ...le ndaba ayikhulumayo ngiyayazi ngangiyixoxela umfana wakhe omdala uNyangeni👏👏👏👏💥💥💥💥
Amen
Ameeeen! buningi ubufakazi nathi siyibo ofakazi boNYAZILWEZULU impela nguNKULUNKULU
Amen
Noma bemthuka sizomkhonza uShembe owunyazi lwezulu akekho omunye uthixo esimaziyo sazi uShembe
USMAKADE THIXO NKULUNKULU JEHOVA THIXO SMAKADE NKULUNKULU GOD'S THIS IS A GREAT THINGS HERPEN IN MY LIFE STYLE AND YOUR BEST JEHOVA THIXO SIVIKELE SOTHONDOSE MANGELENGELE MAHLUBI MAHLUBIKAZI NINE BOMASHWABADELA INKOMO NEZIMPONDO ZAYO AMEN NDLONDLO KONKE KWAQALA NGATHI BAFOWETHU AMEN NDLONDLO NDLUBU ZAMILA EMTHONDWENI ZAGQAMALAZA SOTHONDOSE MANGELENGEL MAHLUBI NAMAHLUBIKAZI NGIYANITHANDA BOMASHWABADELA INKOMO NEZIMPONDO ZAYO AMEN
ahhhhhh UNkukunkulu Shembe
Bakabongwe uShembe ngezikhathi zonke❤❤
Ngicela onayo lendaba angiphe ephelele
Mfu.Mzulwini🤭
Sino Thixo 😊
Nkosi sycela ukuty usivikele kulolubhubhane ukuze silibone IKHENANA
Sbonge ku nkulunkulu weth ushembe ngemisebenzi yakh emihle asenzela yona mihla yonke nosaphikayo udinga nje kuthandaziswa
Mfundisi wami wahlabelela kwavele kwaphelela
Kodwa SHEMBE KANTI UNGUBANI UYESABEKA
Amen
UShembe akasiye UNkulunkulu, UNkulunkulu munye uBaba usezulwini uJehova igama lakhe, munye umlamuleli phakathi komuntu noNkulunkulu uJesu Kristu owafa wavuka ngosuku lwesithathu walinqoba ithuna uphethe izikhiya zokufa neHayidesi.
Ngiyawuzwa umbono wakho. Isizathu sokuthi abantu bathi uShembe unguNkulunkulu, imisebenzi yakhe uShembe akayenzayo. Abantu baqale bathi uShembe uwu Mprofethi. Kwavele ukuthi imisebenzi eyenziwa uShembe ayifani neyenziwa abaProfethi. Eyakhe ihlukile kakhulu. Namanje sisalicinga igama esingambiza ngalo ngoba futhi akasebenzisi muthi akasiyo inyanga. Ingakho sonke sithi uShembe uNkulunkulu.
Amen mphathi ukiyo indlela eya ezulwini
Asilaye umuntu esingambiza UNkulunkulu thina noma engabe ethiwa ulamandla anganani noma engavusa abafileyo kumbe sekadalula imfihlakalo enjani ngeke sikhonze umuntu UNkulunkulu akasimuntu
Akekho ongabona UNkulunkulu aphile ushembe nguNkulunkulu onjani obonwayo lapho sekaboniwe baphile abambonayo
Akekho ongabona UNkulunkulu aphile ushembe nguNkulunkulu onjani obonwayo lapho sekaboniwe baphile abambonayo
It is not about imangaliso umuntu azenzayo okumenza abe uNkulunkulu, noma ungavusa abafileyo but akusho ukuthi usunguNkulunkulu ngalokho, singadukisani lana bafowethu
Amen 🙏
Ay ayahlupha kodwa ama Adverts usathi ulalele inqamuke intshumayelo
Siyaxolisa uma ekuphazamisa. Siyabonga ngokubuka ama video ethu. Sicela niqhubeke.
Hosea 4 verse 6. Only Jehova is God the rest are gods
Abantu bayabhubha ngokuswela ulwazi
Ameen
Aw sukanini madoda islwane sezulu madoda sasingaba yini ngaphandle kwakho nkosi
Niyilahla senithi isthunywa unkulunkulu 🙌
Uyamazi yini ukuthi unjani uNkulunkulu? Akekho umuntu ongenza lemisebenzi.
@@EBuhleniIsezulwiniLethu yah imsebenzi ayenzayo ekaNkulunkulu not ukuthi yena unguNkulunkulu even iNkosi uThingo yayingavumi kuthiwe inguNkulunkulu akekho umuntu ozalwa emhlabeni bese ephenduka unkulunkulu so uNyazi isthunywa sikaNkulunkulu ngqi
Kuwe akuyena uNkulunkulu njebomvu, kithina kodwa uShembe ekakhulu uNyazi Lwezulu, linguNkulunkulu
umuntu osho akuthandayo. if ubona kanjalo okwakho nawe lokho.
@@injebomvu Nkulunkulu kaziphakamisi vele uphakamiswa abakholwayo
Ameeeeen
uShembe unguNkulunkulu nayi imisebezi kungumusa wakhe ukubasiphila uyazelusa izimvuzakhe udela umuphila kwakhe ngenxa yezimvu, Phakama Phakama izizwe zikubone Nyazilwezulu nalabo abanokukholwa Okuncane sebeyavungazela manje sebayabona ukuthi uNyazilwezulu unguNkulunkulu .Okhokhelwayo engesiye umalusi izimvu zingesizo ezakhe, Uma ebona impisi iza, ushiya izimvu ,abaleke-impisi izidlozomele ewu! Shembe uyinkosi yamakhosi Baba ngcela ungihole thingolwenkosazana lapho sekufa unembeza uwuvuselele nakubanghlatshwa ngameva ukhona uShembe uyakuphendula namafindo aboshiwe ngmpiloyam uyowachacha ngenye mini nami umuzikaBaba ngzowakha kulokho Okuncane engkutholaya kuzabakukhulu ngenye imini
Mhnm Amen
🙏
Singamubiza ngani mf2 umuntu owangena kwi lift e check star ethikwini ngivaleleke khona ne pallets le Coke 😥😥 . Sangena islwane sasezulwini. Sathatha 6 pack we drink kwangathi usese pallets lonke. Ngangifake ifodo yena ushembe unyazi walikhipha Kumina. Kodwa akekho umuntu owambona engena kwi lift. Ngimbize ngani mf2 umuntu owenzanjalo. Ngambiza Kanye 😥😥😥 wafika
Amanga wodwa lawa. uShembe akayena uNkulunkulu.
Kubuhlungu ukuzwa umuntu omnyama egxeka into yakubo. UShembe uNkulunkulu uyathanda noma awuthandi kodwa yena unguNKulunkulu. Sisho ngani? Sisho ngemisebenzi akayenzayo emikhulu engakaze yenziwe umuntu. Akusiye uShembe kuphela onguNkulunkulu, Nomzali wakho unguNkulunkulu wokuqala. Abantu abakhonze ibhola ubezwa bethi uMessi unguNkulunkulu weBhola, kodwa akekho osake waphika lokho.
Wena ungubani wazini thina asinendaba nawe
ahhhhhh UNkukunkulu Shembe
@@vusimngomezulu2500 nhabe lezincwadi zakho zichaza ukuthini ngoa uyazazi ngiyanqena ukuzifunda
@@vusimngomezulu2500 akufunde. wena
Amen
Ameen
Ameeeeen
Amen
Amen
Amen