Dr Mahaye no Ngizwe u Nkulunkulu a igcine nj asi chilizele Lobo ngoma uyayona abaqhamukayo u Shembe wehla yedwa e Zulwini u baba u Nyazi lwase Zulwini okwakhe kuhlukile nawe Mahaye uyezwakala uwuvula nj u Mlomo ukut uyisithunywa saba ba kuhluze kile ukukhuluma kwakho awudafuzi sihamba no Nyazi
Kuhle ukuba Li Nazareth, mawulalela kahle ingosi Ka Bab Nodange , no B.k Mchunu izolo bese ulumbanisa ne Sihlabelo Inkosi Nyazi elivale ngaso Iskhumbuzo Se Nkosi I Langa lama Langa izolo uzoyithola ukuthi ngempelangempela le Nsizwa yakwa Mahaye isemgqeni. Njalo nje.
Sawubona BK noDr Mahaye NamaNazarethe onke You are going to perish in hell with your false gods. The Shembe after Shembe family with its endless splitting religion is from the devil. Unfortunately thousands of your followers are going to join you in hell. You misuse God's holy word for your twisted way to eternal damnation in the lake of fire. Laba Shembe abantu benyama negazi...bazohlangana noNkulunkulu abanye bayasha manje esihogweni. 1. Yiziphi izinto abazidalile laboNkulunkulu baseKZN? 2. Izimanga ezenziwa yibo yiziphi? Bavusa obani kwabafile?... Yini nikhohlisa abantu bakaNkulunkulu? Animesabi na uNkulunkulu? Animesabi na uNkulunkulu? Animesabi na uNkulunkulu?
Mana njalo Baba uNgogi, Incazelo yakho inamandla njalo usithatha usibeke ngobuhle bobuNazaretha nokuthi buyini nokuthi uShembe ungubani, ukhule ungakhokhobi !
Dr Mahaye no Ngizwe u Nkulunkulu a igcine nj asi chilizele Lobo ngoma uyayona abaqhamukayo u Shembe wehla yedwa e Zulwini u baba u Nyazi lwase Zulwini okwakhe kuhlukile nawe Mahaye uyezwakala uwuvula nj u Mlomo ukut uyisithunywa saba ba kuhluze kile ukukhuluma kwakho awudafuzi sihamba no Nyazi
A sibonge Macingwane ngo dokotela wakithi E Buhleni bamaNazaretha inkosi inibusise
Hhayi impela usiphakamisele INkosi yethu uNyazi, engathi uShembe engayiphakamisa njalo lengosi.
Dr Mahaye injulabuchopho impela
Siyabonga baba Mahaye nino B K ngaloluhlelo lenze abantu baqonde ngobuNazaretha ngoba bebengazi ngabo uNyazi linibusise ngalezindaba ezimnandi kangaka enizidlulisayo lichoboze izitha ezicathamele lolu hlelo 🙌🙌
Amen Amen Amen Amen
Syabonga kuShembe ngokusipha loluhlelo nom omubi esefikile ukuluhlasela syethemba iNkosi enkulu uNyazi luzoma njalo inkosi ikubusise baba uMahaye
Kunjalo Amen
Aaameen siyabonga ukwambulela laba abasesemnyameni simi nje sithi UNyazilwezulu nguNkulunkulu
Ngyasifa kesibonane ngelinye ilanga Uma ithandile inkosi siyobanana
Kuzobanjalo baba
Qhubeka baba Mahaye ukhulume izindaba zaseZulwini ziyasiphilisa ziyafundisa futhi zimile eqinisweni ngoNkulunkulu owuShembe.
uJesu wafa wafela izonozethu ukuze sisindiswe sifinyelele ekwazini iqiniso
Kuhle ukuba Li Nazareth, mawulalela kahle ingosi Ka Bab Nodange , no B.k Mchunu izolo bese ulumbanisa ne Sihlabelo Inkosi Nyazi elivale ngaso Iskhumbuzo Se Nkosi I Langa lama Langa izolo uzoyithola ukuthi ngempelangempela le Nsizwa yakwa Mahaye isemgqeni. Njalo nje.
Siyabonga baba Mahaye noBK mina ngiyavuma ukuthi ukuthi uShembe uNkulunkulu ngoba mina Kanye nabafowethu sasingekho esibelethweni sikamame kodwa uShembe wasidala sabakhona ngokwelamana ngezwi lakhe kuphela wathi kubazali bami sebehlale emshadweni iminyaka eyisithupha basebeyocela enkosini iLanga yathi inkosi inibusise nizobathola abantwana okwathi ngo1977 bangithola mina bathi nginguMandlakhe uShembe ngo1980 kwatholakala ongelamayo bathi uScelo ngoba sacelwa kuyeloNkulunkulu kwalandela owesthathu kwathiwa uLizwi ngoba sitholakale ngezwi nje mina lo ngathunywa umama ukuthi ngifike ngibike kaNkulunkulu iNyangayezulu ukuthi singabafana sibathathu sicela abantwana bamantombazane abazobangodadewethu yathimpendulo inkosi inibusise ngagodukisa lelozwi wafika udadewethu owaba ngowokuqala kwathiwa uLethiwe ngoba kucelwe amantombazane yalethwa kwalandela enye kwathiwa uNelisiwe bathi sebeyabonga sekwanenele bahamba bayosibonga bathi sesanele nangempela wabangowokugcina uNeli umama akayanga kodokotela bamvale wacela kuShembe omnikile ukuthi usethole uNelisiwe kwanela
Le voice note ikhuluma kahle impela
Dr Mahaye 🙏💯
Dr. Mahaye siyabonga Baba umsebenzi omuhle owenzile noBeekay hhayi Baba usikhanyisele isizwe ebesedukile . Qhubeka nomsebenzi omuhle ukhule udlondlobale. Siyacela bandla lo msebenzi waseZu lwini awethulwa yinoma ubani abantu abangaphoqi ukuzenza uDr. Mahaye ngoba yena uNYAZI lusuke lingene kuye uma ekhuluma ufikelwa umunyu ubone ukuthi akaseyedwa. Asingaphoqi qhubeka Dange inhloboshiya ethela ubusika nehlobo. Isandla sedlula ikhanda🙌🙌
Ngiyabonga kakhulu nami, Amen.
Baba u Mahaye kuyasigqugquzela ukuzwa ubeka iqiniso NgoShembe ongaxutshiwe ikakhulukazi ezingeni uNkulunkulu akubeke kulo, nokusikhumbuza ukuthi UShembe waziwa ngemisebenzi ephathekayo asayenza nanamuhla kubantwana babantu , nokusigqugquzela ukuthi sifunde ukuze kuphile imindeni bese nenkungu isuke emehlweni ethu
Syabonga Dr Mahaye.
Ngicela uNkulunkulu aqhubeke nokuba ngakuwe, Uma umoya wakhe ewubeke kahle kuwe uzokuqaphela nokuphawula kwabantu abasuke bephawula emsakazweni ngenhloso yokugxeka.
Kukhona iziwula la mhlabeni uShembe asifundisa ukuba singaphikisani nazo, ngoba azizona izitha zobuNazareta kodwa izitha zikaNkulunkulu uqobo.
Wonke lawa ngamadimoni aziwayo EZulwini, neskhathi sokuphela kwawo futhi siyaziwa uNkulunkulu.
Nase mndenini nje wakho ukuba bavume ube umnikelo wokusebenza indaba kaNkulunkulu.
Siyabonga
Siboniso Gumede
@Mthwalume
Angibonge Qwabe, ungowakwethu wena.
Siyabonga baba Nodange 🙏🙏🙏
Inkosi ikubusise Dr Mahaye abusise nabakini asebalala othulini lomhlaba abakhiphe esigodini sosizi
Amen Amen Amen Amen Amen!!!!!
inkinga yilo xhakaza odidisa abantu angazi yini azokona inkulumo ka baba maHaye
Siyabonga!
Kusha umlilo.
Sibonge ku no Dange nawe Macingwane. Angisonti kwa Shembe kodwa ngiyazithanda lezindaba zase Zulwini
Lungisani Mbokazi inkosi ikubusise Baba🙌🙌
Kunjalo baba wami nathi siyabonga kakhulu, God bless you.
Qhubeka MntakaMfundisi ibambe ngakho BabMahaye uBabaMkhulu wayefuna khona lokhu sibaningi emvakwakho uShembe sengath angakvikela Baba.
Ngiyazibongela Khuba, Aluta Continua.
Sbonge kakhulu baba umahaye lindle amaningi esakeni🙏
Amen Amen Amen
Akeni suse uxhakaza ukhuluma amanga ngoshembe futy akakhonzi ushembe ukhonza umpanza
Amanga athini lawo? Awuwasho bese sibona uShembe yena wabhala ukuthini bese sbuka uDr Xakaza ukuthi utheni? Ukuze singakhulumi imizwa.
@@mphathishangase3958 uShembe akaze ebhale lutho, uma kukhona owakubhala ngicela ungivezela khona
MINA UMA KUNGAKHULUMI WENA OKHOZINI NGIZWA EMZIMBENI KUPHELA AMANDLA .
Sorry mtakababa
Ngiyesaba Baba uNodange. Engathi uShembe angaluvikela loluhlelo, kubukeka sengathi omubi uyaluhlasela.
Uqinisile kukhona umona
Amen 🙏
Wow, grateful, that
SYBONGA KAKHULU KUWE DR MAHAYR NO BK KODWA SENGATHI ENGANIGCINA USHEMBE UNYAZILWEZULU. KULAMAHOLIDI.
Siyabonga kakhulu.
Exodus 20:1-3,Isaiah 42:8,1corintians 8:5-6.
Amen 🤞🤞
Anikahle yini singezwa ngaye ngoba lento yokukhulunyelwa ukhona mina ngiybona uwkudidi abantu.
Hambombuza
Ngivumelana nawe ZITHO abantu bayathanda ukulandela yonke into eNONYAZI bethi bazama ukuzenza lona kodwa abaulungi .Dr MAYAYE eyakho lento yedwa nje.
Kunjalo nje Amen.
Dr mahaye mna ngicela Shembe angigcinele wena kanye no BK nibe nonyaka omsha onezibusiso kanye nemindeni yenu bafwethu izifundo enisiphe zona zinamandla sizuze okuningi ngemithetho kankulunkulu
Amen Amen Amen
KODWA BAKITHI IJULILE LENTO YAMNANDI KODWA IJULILE KAKHULU .
Okwasezulwini kunjalo baba
Cha ayikho into oyikhulumayo Baba.inkinga yakho ukuthi uyagadla NCG kanti ngeke nilunge.nikhuluma amanga nje
Ngyabonga kakhulu Sazi. Sakithini ngomsebenzi omuhle uTixo akuthume wona wokukhanyisa nokufundisa izizwe ngenkolo yakhe.
Angikubalue kuba ngiwumuntukazana nje angilutho. Kepha ngyafisa kuthola kahle la uma ukhuluma ngeSiko kuth alimfaki ruth alimkhiphi umuntu ezulwini. Ngabe lokhu kuchazani ngokubaluleka kwesiko. Mhlampe nakho singacaciseleka kuth yin isiko. Would like to engage and put more input. Email address ithi jonathansaps1@gmail.com . Ngyabonga
Please share your mobile number.
082 726 3466 sixoxe ngoba kunomehluko phakathi kosiko nesiko( usiko/isiko perspective)
Mshuyeli weNkosi ngicela ungichushise ngencwadi yakho entsha okhulume ngayo kule Ngosi ngingayithola kanjani?
Ikhona baba!!!
@@ngogiemmanuelmahaye2599 Cela usiphe igama layo baba nanokuthi itholakalaphi
@@ngogiemmanuelmahaye2599
Ngiyabonga Baba ngingayithola kanjani?
Nami ngiyayidinga bo Dr. Mahaye itholakala kanjani.
082 726 3466
Ayihambisani nezwi Lika Nkulunkulu le nkulumo,U Adamu akabekwanga,buka U Genesis 2 vs 7.Such a deception 😔🙊.
Kuyezwakala okushoyo mfowethu , kodwa ake uqhubeke ufunde u vesi 8. Ubone ukusho yini lokhu engikushilo ukuthi akadalwanga e Eden kodwa wabekwa khona esedaliwe ngobumba.
Imbalo 14 vs 14
Siyabonga baba.
Mxm
Ungaze unxaphe Vusi🤮.
You'll have been reading incwadi ( iziHlabelelo zamaNazaretha) ka Shembe for over 90 years, but you'll don't understand a what you'll read.
kazi ubufisa ukuthi weSizwe Xaba.
Bengifuna ukusho khona lokho, Qhubekani nidelele uJehova kodwa uShembe uyonibuza ngalokho. Nikuthathaphi ukubiza abaholi ngo nkulukulu? ekubeni uShembe uBaba Mkhulu neNkosi Langa abantu abakwakha lobuNazaretha benganifundisa lokho. Iyekeni lento eniyenzayo iyahlambhalaza futhi idida labantu abafuna ukwazi ngo Shembe nobuNazaretha.
@@sizwexaba6742 Hayi sengathi udukile Sizwe, ngibona sengathi ubuthi ungena kwipage likaBaba uMpanza. Leli yipage labantwana baseBuhleni oThixo wabo iNkosiyamakhosi uGuqabadele wena yimi yakho likuphonsa ePhilangezwi. Sengathi ugibele isitimela esilongo.
Cha angidukile kumele sinikhuze manikhuluma ekungasikho. Ngenkulu ukuhlonipha nokuzithoba iyekeni lento. Kakhulukazi abantu abasha. Kugekudala kumele intsha yama Nazaretha iphume iyoshumayela futhi ifundise ngalobu Nazaretha njengo kusho kwe Nkosi Langa. Kuzowenzeka kanjan lokho nisakhuluma kanjena?
UnguThixo waseBuhleni mfokaXaba,mhlawumbe anihlukanisi.Akasiye owabangekho khona nonhliziyo zabo azikho khona.Futhi akasiye nje uThixo unguThixo wawoThixo. Ngisho kunemihlangano yoThixo, ie Hare Krishna, Mohammed, Yeshua, yena uba ngumdidiyeli uSihlalo wawoNkululunku Psalms 82:1.Sikhonza uthixo wawoBaba bethu ,uThixo owaziwa yimithi yakithi,namatshe akithi see Deuteronomy28:64.Asikhonzi othixo esingabazi.Nawe ngelinye ilanga uJehova uyokukhumbula.
Sawubona BK noDr Mahaye
NamaNazarethe onke
You are going to perish in hell with your false gods. The Shembe after Shembe family with its endless splitting religion is from the devil. Unfortunately thousands of your followers are going to join you in hell. You misuse God's holy word for your twisted way to eternal damnation in the lake of fire.
Laba Shembe abantu benyama negazi...bazohlangana noNkulunkulu abanye bayasha manje esihogweni.
1. Yiziphi izinto abazidalile laboNkulunkulu baseKZN?
2. Izimanga ezenziwa yibo yiziphi? Bavusa obani kwabafile?...
Yini nikhohlisa abantu bakaNkulunkulu?
Animesabi na uNkulunkulu?
Animesabi na uNkulunkulu?
Animesabi na uNkulunkulu?
Kuyezwakala mfoka Kwayiba , awusisiza thina esihlulela nonesiqiniseko ukuthi siya esihogweni futhi oShemba njengamanje bayasha esihogweni. Thina sazi uShembe oyedwa ongumoya oshintsha inyama kuphela ukuze abe kubantu futhi simazi ngemisebenzi ongeke wena uyenze. Uma ungangicacisela yini umehluko phakathi kuka Jehova no Nkulunkulu? Bese uyofunda incwadi ka Eksodusi ubese ukuthi uJehova wathi u Mose uzofika abeyini e Gibhitha. Yimina umu Israel woqobo , lokho ngikufundiswe u Shembe. Inkolo yabacindezeli yakufihla lokho yathi thina asina Nkulunkulu futhi singamaqaba okumele ashiya okwawo.