Bayevakala labafundisi kutsi banaMoya Longcwele. NguMoyongcwele ngocobo lokwati kumbula letintfo leti kubantfu... Heavenly Father , fill us with your Holy Spirit Amen
Powerful,I love u guys we r learning a lot we've been tot a lot of rong doctrines before thank u for revealing the truth through our Lord Jesus Christ🙏
Sanibonani Bo Baba. Qha seyikhona manje inkinga kwabesilisa. Lambhulukwe abawehlisako futhi ngoyitofi baveza net under wear,bagunda badwebe amaphawu kasathani.
@quartertomedia6411 sishumayele nje all over lapho kukhona abantu work,among the society & also on social media as ngenza on tiktok & on the platforms,but kuyaye kuhlanganwe[sagcina last year] but daily on social media.or if ngingathola contact yakho nceku to engage more bcoz ngiyakholwa & ngiyakuthanda ukukholwa kweqiniso okuhlukanisile.even emsenbenzini nje ngiyaziwa ukuthi ngiyashumayela ivangeli.Amen
@@NgcoboMthembu Amen. Yebo ibandla lihlola umyalezo ngemibhalo. Bese futhi lithi izwi singama lunga omzimba kaKrestu. Uma ilunga ikhathazekile wonke umzimba ukhathazekile. Meaning after we have checked the message with what the bible has said it applies to us all. Ngeke INkosi yethu uJesu ayale omunye bese ethi komunye akangamyali. Ayikho iMessage that has been designed for an individual it’s the body of Christ. So we all need to listen and examine through scripture and then obey the word.
Ngifunda kakhulu ku bab Ntanda no Khumalo na banye futhi bama guest ku quarter to media...ngithanda ka khulu ubab Ntanda no Khumalo may The Lord bless them ngifunde kakhulu kubo....nga ba a different Christian from the one that i was....i fixed so many mistakes about my character through God's mercy.
Ndiyabulela kakhulu kukhulu endiflkufundile inkosi mayinisikelele bantwana bakaThixo livangeli eli nilibeka aoha........but ndicela nje impendulo xa ku posible wayethetha ukuThini Yesu Mathew23v 8 Ke kuni ze kungathiwa ‘mfundisi,’ kuba mnye uMfundisi eninaye, nibe nina nonke ningabazalwane? ....hayi kabi bafundisi ndicela nindicede
But now if we look at Matthew 19 verse 5 “and said, therefore a man shall leave his father and his mother and hold fast to his wife and the two shall become one flesh “. Does this not mean that both men and women LEAVE their homes and families and they start their own with the man being the head?
When a man leave his father and mother and hold fast to his wife does not mean forsake his parents and leave them without help, but it means staying true to his wife. I don't know if I'm answering correctly but hope I did get your question 😊
Pastor Ntanda🎉🎉🎉
Ngiyabonga ukuzwa imfihlakalo echazwa abaphathi . Yazi ngiyafisa ukwamukela uJesu njengomsindisi angikaze ngifinyelele ekwazini . Iqininiso. Manje ngifisa ukunikela ngomzimba wami kujesu kristu . Angikaze ngibhabhadiswe ngamanzi njengoba kushiwo. Bengisaba ukufakwa emfuleni ngisaba inyoka.
@@ThandiNdaba-sr5st Amen mzalwane leyo yi decision enhle kakhulu kunawo wonke ama decision osewake wawathatha, ukwamukela uJesu Kristu abe yiNkosi noMsindisi wempilo yakho. Ngicela ufonele ubaba uKhumalo kulama number 0837265711 umchazele ufuna ukwamukela uJesu, ngiyazi uzokusiza ngomkhuleko usindiswe. Once again isinqumo esihle kakhulu lesi Amen 🙏🏼
One of rare channels that still stand for God's truth. Siyabonga niqhubeke njalo🤞🙏🙏🙏
Amen and Amen 🙏🏼
Hallelujah uSomandla siyambonga ehyi inaMandla le channel, siyakhiwa as body of Christ. Glory to Jesus!!😊
@@siphamandlacailtin hallelujah 🙌🏾
Siyabonga uMusa ka Nkulunkulu ukuvusa inceku eliphethwe ivangeli langempela. Ayi lemfudumezo yama nje ye prosperity gospel edukisa izwe. Uthi uyangena ufika umfundisi eme phambili ethi “ UJESU USEKUDE UKUBUYA SISLINDILE KUMELE SIBE AMA MILLIONAIRE” ngathatha isikhwama ngaphuma ngahamba ngihleli nje manje angi sonto ndawo
Bayevakala labafundisi kutsi banaMoya Longcwele.
NguMoyongcwele ngocobo lokwati kumbula letintfo leti kubantfu...
Heavenly Father , fill us with your Holy Spirit
Amen
@@NcobileGabriellaMkhonta hallelujah 🙌🏾 🙌🏾🙌🏾
Siyabonga ngifunde lukhulu kulenkundla hayi ivangeli ngempela esligcina kudala ngempela
Awuuu Nkosi ngaze ngalithanda elibandla eliyskole sobungcwele heeyi njengoba amabandla esikhonza kuwo awasafundisi lutho ngobungcwele sebekhuluma nge prosperity kuphela. Mina bengazi ukuthi noma ungagananga kodwa sowukhulile uneyngane kwamele ugqubuthele ekhanda.
Amen glory to God.
Amabhulukwe ayaba bamba ngathi yishubhu.
Amen liphilile linamandla
Sibonga izimfundiso ezimnandi neziyiqiniso uMoya oyingcwele eziveza ngezikhathi zokugcina. Hamba Vangeli eliyingcwele.
What a powerful teaching. Inkosi inibusise bazalwane
Glory be to the Father 🙌🏾
Siyabonga shineee baba ✨🙏
Amen asbonge izwi elinamandla❤❤❤
@@Ningo-q4u hallelujah 🙌🏾
Amen pastor God bless you all
Laze lamnandi ivangeli kuyezwakala zinceku siyasizakala kakhulu hamba Vangeli lakudala
Hallelujah 🙌🏾
Powerful,I love u guys we r learning a lot we've been tot a lot of rong doctrines before thank u for revealing the truth through our Lord Jesus Christ🙏
@@dududlamini3807 Amen 🙏
Ibandla libanjwe amagwane siyabonga sibusisiwe emagwaneni Bergville
Ameeeeeen what an explanation 🙏🏾❤️
"Noma kunzima kodwa kuyenzeka" The qualifications are not easy to get.May the Lord Jesus help us.
Ameni bafundisi bam
Praise the lord
Powerful message siyabonga kakhulu ngesifundiso esinamandla kangaka UNkulunkulu anigcine esandleni sakhe somusa 🙏
@@joycemthethwa7611 Amen 🙏 nawe UNkulunkulu akugcine esandleni somusa👏
Nice combination man's of God...the Disciples.
✨👌🙌
Baba Ntanda lapho❤. Siyabonga baphathi bemfikalo kababa uNkulunkulu ❤❤
Ngaze ngazwisiisa bengabusiseka
Yayithetha inyani ubawo uNtanda amen 🙏🙏
Sanibonani Bo Baba. Qha seyikhona manje inkinga kwabesilisa. Lambhulukwe abawehlisako futhi ngoyitofi baveza net under wear,bagunda badwebe amaphawu kasathani.
Hallelujah, uNkulunkulu anibusise njalo,siyabusiseka nathi
Amen and Amen 🙏🏼
Amen
Amen...we are to present our bodies as a living sacrifice,holy and pleasing unto the Lord !
Glory 🙌🏾
Ey Nkosi yami, ziNceku zeNkosi sifihliwe kuKrestu ngisho nezifo lezi ezithathelanayo azisingeni.Siyabonga
Amen and Amen 🙏🏼
Ndicela ukubuza iphi inkonzo ka phelelani khumalo
@@UmntwanaKaNkulunkulu can you call him on 0837265711.
UJESU KRISTU uyiNkosi, siyabonga ngokusikhulisa muhle umsebenzi uNkulunkulu akawenza ngani
Amen 🙏🏼
Siyabonga Zinceku zenkosi Sidumisa uJesu ngeVangeli elingamandla kaNkulunkulu umoya wami utusa inkosi ngani uNkulunkulu animise njalo eqinisweni ngempilo yebandla likaNkulunkulu Siyabonga kakhulu sicela niqhubeke nokusifundisa ningaphezi Amen
Nathi siyabonga kakhulu ngamazwi amnandi nokuthi futhi uyasizakala udumo oluka Jehovah
Glory be to God zinceku zenkosi, eeeeiiiii ngiyabusiseka njaaaaalo nje uma ngimamele izifundiso zenu ziyasakha njengabazalwane abahlukanisile kokwezwe. Ngiyacela nike nifundise ngokuphuma esontweni ngoba amasonto abadukisile abazalwane umhlaba wonke. Amen
Amen nathi siyabonga nge comment. Ngicela ukubuza uma bethi akuphunywe emasontweni basuke bethi akuyiwe kuphi? Amen 🙏🏼
@quartertomedia6411 sishumayele nje all over lapho kukhona abantu work,among the society & also on social media as ngenza on tiktok & on the platforms,but kuyaye kuhlanganwe[sagcina last year] but daily on social media.or if ngingathola contact yakho nceku to engage more bcoz ngiyakholwa & ngiyakuthanda ukukholwa kweqiniso okuhlukanisile.even emsenbenzini nje ngiyaziwa ukuthi ngiyashumayela ivangeli.Amen
@@khulekanimabaso6198 Amen nceku wenza umsebenzi omuhle uma uhambisa ivangeli lika Kristu. Eyokuhlangana ave ibalulekile nceku angeke abantu abakholwayo bahlangana once a year, isocial media ayizanga ukuzochitha ukuhlangana kodwa ikhona ukuthi sisabalalise ivangeli kakhulu kunakuqala.
Mina ngiyatholakala ku 0733924271 akunankinga singaxoxa.
Eyy ngabathanda labazalwane uNkulunkulu akangisize kuguquke isimo sengqondo
Powerful❤❤❤❤❤
Glory hallelujah 🙌🏾
Amen sanamandla isifunduso siyabongabazalwane
Amen and Amen 🙏🏼
Siyabonga timfundziso teliciniso,nkunkulu aniphe emandla ekuchubeka
Amen siyabonga ukusikhuthaza
Siyabonga izimfundo ezivula umqondo neqiniso leNkosi
Hallelujah 🙌🏾
Amen bazalwane iyazwakala lendaba. Bengicela ukuthi nisiphe isifundo ngokuthi ikuphi okumele sikubeke phambili phakathi kweZwi likaNkulunkuku noma ukukhuluma kukaMoy’ongcwele ngoba abanye bathi umoya wathi kimi bese kuba bukhuni ukuyala ngeZwi eliseBhaybhelini. Amen nisazophendula
Amen my sister, thank you for this comment and nesicelo sakho sizwakele sizobakhona isifundo amen 🙏🏼
Umoya ongcwele uyizwi lika nkulunkulu ngoba ngokuka johani 6:63 ngomoya ophilisayo inyama kuyisiszi Lutho amazwi engiwakhulume Kini angumoya angukuphila
Ngokwencwadi yezenzo 7:51. Nina bontamo zilikhuni abangasokile ezinhlizweni nasezindlebeni, nimelana noMoya ongcwele ,njengoyihlo ninjalo Nani. 53. Nina enamukela umthetho ngokuyala kwezingilosi Kepha aniwugcinanga amen umoya ongcwele umthetho kaNkulunkulu kodw Uma ekhuluma nawe personal imassage yakho not for ibandla kodw for ibandla ihlolwa ngokwencwadi yezenzo 17:11. Labo KE babebahle kunabasethaselonikwa balamukela izwi ngenhliziyo yonke bahlolisisa imibhalo imihla ngemihla ukuba zinjalo yini lezo zinto aMen imassage yebandla siyihlola ngemibhalo yingakho 1john 4:1 bathandekayo maningakholwa yibo bonke omoya ,Kepha hlolani omoya ukuthi bangabakankulunkulu yini ngokuba baningi abaprofethi bamanga baphumule ezweni. Siyabonga ngamadoda kaNkulunkulu Amile ezwini lika Jehovah
@@NgcoboMthembu Amen. Yebo ibandla lihlola umyalezo ngemibhalo. Bese futhi lithi izwi singama lunga omzimba kaKrestu. Uma ilunga ikhathazekile wonke umzimba ukhathazekile. Meaning after we have checked the message with what the bible has said it applies to us all. Ngeke INkosi yethu uJesu ayale omunye bese ethi komunye akangamyali. Ayikho iMessage that has been designed for an individual it’s the body of Christ. So we all need to listen and examine through scripture and then obey the word.
Sawubona baby Shabangu, ngifunda okuningi kulo hello, ngingathanda ukuba nikhulume ngo sister no brother abashed asenabantwana ukuthi babizwani kahlekahle ensindisweni..ngiyabonga
Baba
Hlelo, typing error uxolo
Abasha bengaganile
Mina ngicela ikheli le bandla kababa Ntanza ngifuna ukuzinikela ngokushesha, kudala ngidlala isonto
@@kellinahcindi6466 nawa ama number kababa Ntanda 0768963615.
Sihlezi silangazelela ukungena kulenkonzo or kule Channel lapho sifundiswa impilo ephelele yomzalwane🙏
@@zanelezwane4004 Hallelujah 🙌🏾 🙌🏾🙌🏾
Amen power
Glory 🙌🏾
Ayibongwinkosi babuNtanda ngiybonga kakhulu ujesu akugcwalisekakhulu
🙏🏼
Ngiyaqala ukukulalela ngisizakalangalendlela eyisimanga ngiyafisangelinye inkosi kuthumengaseTsakane Ext8 egoli ngiybonga
Ngomusa ngelinye ilanga bazofika abazalwane
Amen 🙏
Hallelujah
backround music is not make sure
Amen Amen Amen
Hallelujah 🙌🏾
Molweni bazalwane ndinimamele njalo kakuhle kakhulu
Siyabonga amen mzalwane 🙏🏼
Ngifunda kakhulu ku bab Ntanda no Khumalo na banye futhi bama guest ku quarter to media...ngithanda ka khulu ubab Ntanda no Khumalo may The Lord bless them ngifunde kakhulu kubo....nga ba a different Christian from the one that i was....i fixed so many mistakes about my character through God's mercy.
Inqiniso lenu bafundisi linamandla liyaligcina ivangeli
Amen and amen
Syabonga Moy'Ongcwele! Benithini nge tight kwabesifazane?
Umntu wesifazane uyawuthenga u tight awunxibe njenge underwear ungabonakali phantsi kwelokhwe zakhe.
Uyayigqoka ngaphansi ngoba iyi under wear ingaveli dade
@@siyabongamahlase5108 ngaze ngakhululeka
Ndiyabulela kakhulu kukhulu endiflkufundile inkosi mayinisikelele bantwana bakaThixo livangeli eli nilibeka aoha........but ndicela nje impendulo xa ku posible wayethetha ukuThini Yesu Mathew23v 8 Ke kuni ze kungathiwa ‘mfundisi,’ kuba mnye uMfundisi eninaye, nibe nina nonke ningabazalwane? ....hayi kabi bafundisi ndicela nindicede
Ndicela number yabatata
Ama number akhona kuyo le video ku description uma ungafunda ushone phansi uzowathola amen
Ngizizwela ubukhonabukankulunkulu yilo ivangeli engilaziyo
Hallelujah 🙌🏾
But now if we look at Matthew 19 verse 5 “and said, therefore a man shall leave his father and his mother and hold fast to his wife and the two shall become one flesh “. Does this not mean that both men and women LEAVE their homes and families and they start their own with the man being the head?
When a man leave his father and mother and hold fast to his wife does not mean forsake his parents and leave them without help, but it means staying true to his wife.
I don't know if I'm answering correctly but hope I did get your question 😊
Ngabe nowesifazane kumele yena angabanakekeli abakubo Nah ngoba sebewumndeni owodwa kumele Uma kuya kithi ibraai pack nakwankosikazi ayiye phela nakhona ......ngoba konke sikwenza ngokukholwa
@@NgcoboMthembu yebo kuyaboniswana kuvunyelwane emshadweni bese kuyenziwa, angeke sibukele abantu noma abakithi noma ngabe akusibona abakiithi ngeke sibukele abantu behlupheka thina sinalo usizo.
Amen glory to God