Signs of the last days.... Exactly what was happening in Sodom and Somora which engered God so much that he ended up sending fire to consume everything and anything there...hhay kunzima nkosyam asipbuyeleni kumdali wethu sikhale sivele uxolo... Ngoba nalotshwala vele buyinxenye enkulu yawowonke lamanyala enziwa lamhlabeni manje...God heal and restore your family mom ❤
Awa bathing mama you are so strong and don't blame your self about I gap ebeyivulekile wena uzibonele abantwana bakho begazi linye awuzange ubone izithandani awunaphutha nene mama unkulunkuku akuphe amandla nithole isisombululo Salento.
Wuuuuu Jesu oMnene kazi mina uma kungfica ngingenzenjan njengoba nginolaka olungaka nje kodwa ke impendulo ithi : I WOULD HAVE DISOWNED THOSE CHILDREN FOR GOOD" No ways!!!!!!!!!!!!!!!! Angdlali nje
Kazi izingane zingakanani manje ziyazi yini Jesu wami. Zona lezizigangi zizalwa ubaba oyedwa yini ? Yoo sisize Somandla konakele. Engathi angakuthwala u Jehovah mama kuloluhambo
Umama is more informed than the presenter, she is the one suggesting professional assistance, which is a responsibility of the presenter to suggest options 🧠😳
Yooh i smile ku boy sengathi iyamuchaza lento lo ongafuni ukuphuma endlini ufuna bamukhiphe ngesbhakela .Izingane zona ziyisilingo akuphiswana ngazo kwaphelanje
It's fine is not on your feet if it was your children what would you do? Kubhlungu kakhulu can't forget noma sekpholile but still remember kwenzakalani emndenin wam be strong mama god is with you not alone 💪💪💪💪🙏💔💔💔
Mmm yaaaa UMOYA ongemhle kakhulu but konke kulele Kubo abantwana abazange behloniphane kubuhlungu MAH NGOBA usuphakathi KANTI ubuyozamela bona kukho konke I am fell sorry for you but with god kuzodlula
Ay uqinisile ndoda,abangabe besahlukana seku late manje...2kids down the line🙆.abahambe baduke nezwe neyngane zabo bayoqala impilo entsha la abangezujajwa khona.inkinga ke mhlawumbe ingaba semalini🥹 Kodwa kmele baqale ngokushweleza emsamo before bahambe. Eyokbahlukanisa izohlukumeza izngane kakhulu
I love the presenter mina angeke uvele ungene endzabeni we want to know everything every detail about the story kutsi kusukelaphi yonke lento stop blaming the presenter
Mammelo these are sensitive issues my advice is before attending matters of these calibre, please consult with professionals. For as much as this is content but it is also serious. Please equip yourselves with the right people to deal with such matters as Blaq Life TV Channel. Thank you.
Hey inzima lento ndiybukele isenzeka aphekhaya, kwaqala umalume wafunulala nomnyumntana kamalume oyintombi but akaphumelela. Then umntana kamalume lo ebefunulala necousin sister yam waze walala nomfana onesbongo salaphekhaya bazala ingane eyintombazana, then yakhula lengane yayintombi zeyavakashela omnye umalume wam onengane ezimbini ezngabafana then azishiye zodwa xa ephangela zaze zalalana ke iingane zenza ingane futhi engumfana loongane ina 10 yrs klonyaka ayazi ba ngbani ubabayo ngbani umamayo. So ndiyazi ekhaya lengxaki ikhona , then umamengane le iyintombi waybambisa lenga engumfana but seyaphuma kodwa ke ejele, sinolodaba ke Nathi kithi, loonto ke ithi if aynqandwa lento izokwanda mpela.
1. Uyabuza uti wena , "Uyafisa ukuti uyiyeke noma ufisa ukuti uqhubeke? Kanjani?... they hv only one option to stop this taboo...ayikhi choice lapho.. 2. Inkinga asi wayini please...baningi abaphuza uwayini kodwa bengayenzi leyonto...akuqali ngabo ukuphuzwa kwe wayini...they have to be told that reality because they may not take responsibility for their actions. 3. Uphi ubaba wabantwana?...baphi abo aunti etc.. sinama disfunctional families lapho..kusazofuneka i counselling ebanzi... The boy has positive attitude, he has potential of being saved..thats a good start..however they need help fast because this may spread to cousins and other family relatives..
Ma Zondi ntomb enhle. Ngicela niyifihle identity yabantu where minor children are involed. Please dadewethu. We don't want to solve one and create more complex issues.
Kodwa Nkulunkulu wami, idimoni lani eli,Jehova sixolele izono zethu😭😭😭💔💔💔,
Signs of the last days.... Exactly what was happening in Sodom and Somora which engered God so much that he ended up sending fire to consume everything and anything there...hhay kunzima nkosyam asipbuyeleni kumdali wethu sikhale sivele uxolo... Ngoba nalotshwala vele buyinxenye enkulu yawowonke lamanyala enziwa lamhlabeni manje...God heal and restore your family mom ❤
😂😂😂
@@lindisawilliams7801uhlekani wena🙄
Kunzima shem
Ei waze wa strong mah Jehovah akuqinise kubuhlungu kona ❤
Eish inequities 😢in the name of Jesus out devil from this family! Imimoya emibi yama demoni! Masikhulekele lomndeni🙌
My own Ms Mamellow, you doing very good my luv, keep up the good work sthandwa maNciza Magagashe♥️
Usphathele kahle uhlelo,very good questioning. Good work
ay lolu olwakhoke ihlelo cc uyakwazi kuliphatha siyabonga
Naze nakhona wengane nizwisa umama wenu ubuhlungu ephumile eyozamela Nina. Nibukisa ngaye lamanyalab enu
Lento ngathola kwasemndenini lamama khona ababelalana igcina iwumkhokha noma ngaba Shaya bazobaleka ayokwenza ngaphandle fanele abheke kulaba ababonayo ugcono sentuzuma naye ebuhleni beyocelelwa intethelelo ibuhlungu sengaze umah ayeke umsebenzi egada bazodlani 😢😢
Ophethe icilongo akavele alishaye manje sesikubone konke ezwen😢😢😢😢😢hau amanyala enyoka lawa
Yazin 🤣🤣🤣🤣🤣
Kubi kushubile izinsuku zokugcina zifikile
Kade lalahleka ukube lisekhona ngabe Kade lakhala😂😂😂
😂😂😂😂𝐦𝐚𝐧𝐣 𝐧𝐚𝐭𝐲 𝐬𝐞𝐬𝐨𝐭𝐡𝐞𝐥𝐰 𝐦𝐚𝐜𝐡𝐚𝐩𝐡𝐚𝐳𝐞𝐥 𝐧𝐠𝐚𝐛𝐚𝐧𝐭 𝐛𝐞𝐲𝐧𝐤𝐢𝐧𝐠 𝐳𝐚𝐛𝐨😂😂😂
Ezimbili poh izingane😢
Awa bathing mama you are so strong and don't blame your self about I gap ebeyivulekile wena uzibonele abantwana bakho begazi linye awuzange ubone izithandani awunaphutha nene mama unkulunkuku akuphe amandla nithole isisombululo Salento.
Imibuzo yakho mellow ayikho based on topics sis pls use ur mind
Goodwell akekho ryt kodwa i_smile esingaka😭ngenelela smakade nosisi akayeke i_wine ngoba engathi ilona elimhlulayo🙏
Isono shame NGO mama eish😭😭😭😭😭😭
Wuuuuu Jesu oMnene kazi mina uma kungfica ngingenzenjan njengoba nginolaka olungaka nje kodwa ke impendulo ithi :
I WOULD HAVE DISOWNED THOSE CHILDREN FOR GOOD"
No ways!!!!!!!!!!!!!!!! Angdlali nje
NAMI ngabe ngiwumdlali we Chiefs ngabe ngi kora 5 goals per game,manje ke ngingaphandle kwe ground,ngiyakhuluma nje🚶🏾♀️🚶🏾♀️🚶🏾♀️🚶🏾♀️🚶🏾♀️🚶🏾♀️⚽😲
Me too.
Mina mhlampe ngingavele ngishone
Yazi isifiso sami leso nami@@ntombienhlemahlaba8368
Uyabhora Shem this is so touchngi@@ntombienhlemahlaba8368
Umhlaba usuqalile already ukubhubha everybody must take a stand coz zyakhala guyz!!
😂😂😂 uyahlanya wena kuvuka imizwa kudade wenu,udinga induku ayikho enye into ngyeza lapho eNtzma ,ngzobe ngiphethe4 imshiza kes qhuthane nawe kuze kuphele lob khoni obuhlaselayo liyopha ikhanda mfana ,ngicela isectio ne number yomuzi uyangnyanyisa maw Vika ngewyn nx
Waze walithwala idombolo elimanzi wemamah😢😢
"Idombolo elimanzi" what does it mean ?
Ukubhekana nenkinga ongazi how to solve this problem @@tswalediedwin9808
Elijuzayo
@@tswalediedwin9808umbuzo wami
Kazi izingane zingakanani manje ziyazi yini Jesu wami. Zona lezizigangi zizalwa ubaba oyedwa yini ? Yoo sisize Somandla konakele. Engathi angakuthwala u Jehovah mama kuloluhambo
Who's going to maintain these kids? Oh Bawo kwaze kwabuhlungu
Awuphilanga kahle wena Goodwell kunescrew esixegayo la kuwena
Kodwa ngiyamsol min udadewabo ukth uyena owaqala yonke lento kumanje kungani engezanga lapha ufihlani
He's mad,u can see his appearance,his potatoes are going to be bigger or his stomach
Nam ngisho njalo akuphilekanga neze buka nje ngoba uxoxa lendaba uyahleka
Guys he did mention that his sister (mdala Kuno boi) is the one who does d starting naku engasafuni kuvela
Sicashile igebengu eskhulu kunzima🏃
KoMalume Baze bambheke lomlisa ngeke akalungile ucasha wine NAMI ngyaliphuza I wine Koda angikaze ngibone ubhuti wami njengendoda esengingalala nayo
Idimoni lidlala ngebantfwana betfu.. Melusi Ona Mandla yizwa imikhuleko yethu siguca phambi kwakho Jehova..Amen
Mammelo wabuza ngenye indlela amaQuestions🙆🏽♂️she still has to work on her questioning abuze izinto ezibalulekile esimeni somuntu.
true,ay unokubuza imbuzo engena sdingo nje or abuze imbuzo eyodwa ngokuhlukana
Over my dead body I can't sleep with my brother this is insane.
It's called INCEST & in many countries it's a crime.
Ube nentlahla nkosikazi ukuzibonela lento Kazimierz bangakhi abangekayiboni yenzeka emagcekeningoba kusho ukuthi iPhone yona Mmmmmmmm
Ikhona
It's not alcohol Basile
@@ThandoMaluleka-i4t true
Kodwake malume yena zomvuma mshana zomthemba kanjn ko mzala bakhe Ayibooo akaye kweny ndawo bhuti Ayibooo
Nami nginawo lowombuzo ngathi ebona intombi kudadewabo kangakanani kubazala bakhe 😢
Angibon ukuth umalume uzovuma mshana uhluleke ukuzibamba kudadewenu zozibamba kanjan komzala bakho
Kodwa nkosi kwazekwanzima emhlabeni yin len eyenziwayo zingane kumama uyochaza athin ezinganeni lezi sebenazo shwele nkosi ngenelela 😭😭
Unkulunkulu akwenze ube strong mama ukhuleke umhlaba uyabhubha mama and akuwena wedwa obona ngathi umhlaba ukuphendukele khala kusmakade uzopholisa amanxeba
Eyiii ngoba bathwele abazali nkosi yami
Yeyiii Obama sithwele shame zitimela zamanzi ulwandle luphezukwethu😢
Yhooo!! Wemama waze wastrong😊 uyibambe iqine bantu❤ asiyofault kamama lee kudala abazali bethu besishiya bayokuphangela besebenzela thina bengeko ootata abantu abanamanyala ngaba babini,zikhulumele wena Goodwill emsamo nguwe owonile not umama,waze wabuthwala ubunzima mama,siyakuthandazisa bandla🙏 liphele eli dimoni
Yhoo mama i feel for you ngicela umdali angenelele ❤🎉
Yhoo waze wavelelwa umama.
Miss Mamello imbuzo engaka 😂😂 Thina sesi attracted by I topic sesjahe ukuzwa indaba Wena usabuza😂😂
Weeeeeeee iyndaba, umgosi sisi😂😂😂😂😂😂
Umama is more informed than the presenter, she is the one suggesting professional assistance, which is a responsibility of the presenter to suggest options 🧠😳
Lento ikhona nje eZweni lonke wukuty abanye abantu bayazifihla lezizinto
Nakini ikhona?
I mean nawe uyayenza nomuntu wakini?
Ilokho engzbuza khona ayy mina ngyayqala nj intenje@@KhethaShangase
Yooh i smile ku boy sengathi iyamuchaza lento lo ongafuni ukuphuma endlini ufuna bamukhiphe ngesbhakela .Izingane zona ziyisilingo akuphiswana ngazo kwaphelanje
Awu bandla lo Mama eii ngoba mawulingiwe nje eii kunzima emhlabeni kaThixo,wehlakalelwa izinto ongakaze wazicabanga nje...
Lomama usa Smile😊 soooo Aiiiii Mina ngeba ngphithanelwe ikhanda haybo ingane zami zilalane kuze kube nabazukulu aiiii ngeke phela
Konje uthi akenzenje njan khona ngabe uyakhala kukhona obekuzoshintsha kulesimo??😢
Kaz ngingabanhekelwa nguban
@@KhumbuzileVezi Awuphinde ufundisise into engybhalile bengbabaza ukuba strong kwakhe unlike me OK???
Ey nakulomuzi abantu bakhona umusa wabo bonke bayamoyzela😊
Uya smile umama ngoba ayikho yonke lento ekhulunywa Lana
Lomfana ulandwe somewhere kwathiwa akabe wundodana
Uyambona nje naye umfana uya smiler
Kudlaliwe NGE data lethu Lana
It's fine is not on your feet if it was your children what would you do? Kubhlungu kakhulu can't forget noma sekpholile but still remember kwenzakalani emndenin wam be strong mama god is with you not alone 💪💪💪💪🙏💔💔💔
Uzolala nezomalume nje ume kwazi kulala nodadewabo bayiznja ayikaze yenzeke lento bazoshaywa idlozi babi ingane azihanjiswe kuMasocialworker ngoba ngeke ibesafunwa nangabanye abzfana imbi
Jehova osemazulwini sicela intethelelo leli ulaka Luka Jehova wathi ngizoshaya izingane ngenxa yezono zabazali if we don't change..
Umama akathathe abantwana bonke baye enkonzweni bakhonze uJehova wasemazulwini bagezwe ngegazi elika jesu kristu baqhubeke bahlale emkhulekweni bonke nasendlini kube life style yabo
Laba abancane bazoba izithelo ezinhle zika Jehova nasemphakathini... Masihlaleni uJehova akahluleki uthi uye ovula inxeba futhi uye olivalayo thina masizameni ukulunga simamele senze kahle❤❤❤
People please pray for your families
Nje
Mmm yaaaa UMOYA ongemhle kakhulu but konke kulele Kubo abantwana abazange behloniphane kubuhlungu MAH NGOBA usuphakathi KANTI ubuyozamela bona kukho konke I am fell sorry for you but with god kuzodlula
@zodwancube3874, uthe umama uyakholwa, which means prayer is part of her life. Are you insinuating that lokukukhohlakala ingoba the lady didn't pray?
True Satan is at work to destroy, kill 😢and hurt
Ngiyazibiza ukuba kwenzeka kimi bengizokenza njani cha cc strong ngibonga isibindi sakho jèhova uzokusiza khuleka kuzolunga
Tjooo kwamane kwabanda amathumbu💔💔💔
Lonondindwa bekmele akhishwe ngenkan endlini kodwa jesu ubunja ban nje lobu kanti kwenzenjan ngempela ilwane zidlana zodwa naze ngambulala umzali ephila zkhiphan lonondindwa endlini
Jesu wathi uKhathide ezinsukwini zokugcina Salusubuya Jehova 😭
Weeeh loyo wathi ' maningbh....ani"
Yooh Waze wehla wenyuka izintaba Ms Mamellow and Waze waamuhle. Angisakhoni ukungabukeli uhlelo olupresenter wena. You are always gorgeously stunning. Qubeka usiza lemindeni bandla.
❤❤
Lento iyinkinga kakhulu. Owesilisa usengaqala impilo entsha kalula. Angasuka ekhaya ayothola enye intombi aqhubeke nempilo. Manje owesimame usesele nezingane ezimbili zomfowabo ekuzokwaziwa endaweni ngazo. Manje amathuba okuthola umuntu azomnciphela kakhulu. Nesikhwele sokuthi umfowabo uqhubekile nempilo sizomhlupha. Umfowabo uzohlala efika ekhaya ukuzobona izingane zakhe. Manje nomama angeke ehlezi ekhona laba ababili basoqhubela lapho begcine khona. Lona Owesilisa uzohluleka ukwala.
Sekonakele kakhulu, mina besengibona ukuthi into ebisifanele yenzeke ukuthi bahambe bobabile ekhaya bayohlala kwenye indawo nezingane zabo baqale impilo entsha. Umama uyobavakashela kuleyondawo. Ngoba lezingane ezizelwe azizikukhula kahle emphakathini ngoba omakhelwane bazohlale bezi tshela uthi zeza kanjani emhlabeni.
Lona owesimame bangahle azibilale uma ehlukaniswa nomfowabo esezele izingane ezimbili naye. Futhi akekho umakoti lomfana asengaphondi amlethe lapha ekhaya. Ngiyacabanga ukuthi inkulumo ayizange ijule kahle ukuze isimo sibhekeke macala onke.
Ngiyafisa sengathi lomndeni ungasizakala. Ngingu Muzi ngitholakala ku 0601206761
Ngempela izingane zizohlukumezeka endaweni ama social worker mawangenelele noma angahamba ubhuti kodwa still ukuthula laykhaya ngeke kube bikho kungagcina kuphume nesdumbu ngenxa yabantu abangenayo i peace
Ay uqinisile ndoda,abangabe besahlukana seku late manje...2kids down the line🙆.abahambe baduke nezwe neyngane zabo bayoqala impilo entsha la abangezujajwa khona.inkinga ke mhlawumbe ingaba semalini🥹
Kodwa kmele baqale ngokushweleza emsamo before bahambe. Eyokbahlukanisa izohlukumeza izngane kakhulu
@@Mnqawe"baduke nezwe"😂😂...am not laughing
Ngumgwebo lona nkosyam yazz siphila kwintsuku zokugqibela😢😢
Jehova jaire! Yhoo kwaze kwaba nzima ezweni. Ibizwa ithiwani into enje? Help us Lord😢
I love the presenter mina angeke uvele ungene endzabeni we want to know everything every detail about the story kutsi kusukelaphi yonke lento stop blaming the presenter
Kodwa moyogcwele kwenzakalani ezweni lase South African 😭😭😭😭💔💔💔
Ukuze bahlukane kumele bahlukaniswe ngokuhlala....ur very strong mama u must be prayerful
UThixo akahlulwa lutho izophela lento in JESUS NAME OF NAZARETH,I send fire fire fire
Ei Nkosi yiba nomusa kulesisizwe sethu konke wenuyazi,Khona sekwenzekile Mama kubuhlungu kuyezwela kodwa kawukho mgqomo wokulahl'umuntu Ngyabonga nakundodana kuthi unay'inhlonipho nokuthobeka And yalibon'iphutha lakhe alenzile elenza nodade wabo Yize ke lodade wabo ehlulekile yena kuza Kodwa ngibona sengathi unamahloni ngakwenzile futhi sengathi yena futhi benolwazi kuthi benza into engalungile benomfowabo,Lokhu sekuyinto esifana neyayidaliwe And sekuyisifundo nakwabanye kuthi mabaqwashe Ngoba uma sewona ube wazi kuthi wenz'isono kawunakuthethelelwa Izingane njengoba sezikhona Nkulunkulu necebo elihle ngabo sekumele zinakekelwe zingesweli zingathwesw'amacal'abazali bazo Kanjalo nomphakathi plz ngyacela bandla mawungabacwasi liyenzeka nanoma kubaniokhu kube yinhlanhla nokuthi nje kungabi nokukhishwa kwezisu nokuthi sizwe kuthiwa kuno bhuti nodade sebe dlwengulelene kodwa nakhu kuvela kuthi bekugukuthi uma sebephuzile nomzali engekho laphekhaya ngenxa yamatoho bona begcine bephuza futhi bezijabulisa ngento nebingafanelekile kayiyinhle neze kayijabulisi And kasiyikhuthazi iyihlazo kodwa kumele ilungiswe kushwelezwe Syabo kumphathi hlelo nakozakwabo kwi-Blacklife TV inkul'indima enidlala esizweni kwimphakathi eyahlukahlukene nize ningaphezi nokuthi nje kani jajani nenz'abantu benethembe muhle msebenzi wenu esizweni🎉🎉❤
kulikhuni kuba umama, sithwele kalukhuni kolowomzuzu kumele ube strong, uphile namanyala amazima ,siyasha
Nami ngiyababaza lomama usasmile there's nothing showing sorrow yooooh it's amazing and 🫣
Kuzomsiza ngani ukukhala...sewakhala zoma...usedinga indlela eya phambili
Ibuyile imvana ubuyile majeswana #niyabona izinto ezenzakalayo#
Mmm south Africa ngyayusaba ngampela kanti kwangenan kwelemzansi
Umama akaye eBuhleni noma eKhaya lomphefumulo kwaMashu ayobika anikelele lamacala nawabantu abadala bazomcushisa ngoba kuvuka amacala adinga ukuthethelwa abadala.
Nami ngifisa ukuya eKhaya lemphefumulo ,Uma ufika eDurban Station ugibela izimonto eziya kuphi ?
Ugibela amataxi aya eNanda sisi eBuhleni ekekho udrive ongakwazi eBuhleni indawo edume kakhulu
Yhooo!! Yhini Bawo usiyekela uSathana engena ebantwaneni,lidimoni elibi kangaka,yhiini Bawo sincede sonile😢😢😮😮🙌
uyabona thina bo mama siyafela ekuzaleni lomama aka xoshe lentobazana ngoba akafuni ukuyeka intombazane ahambe nezingane zakhe ukube yimi tjo ubezo hamba nakubo malume uzo kwenza lama nyala
Obvious
Yoo Jehova ngenelela kulomndeni kunzima unkulunkulu akuqinise mama
Hay min angsaz these are the last days😢
Hawuuu Kodwa Jehovah 😭 kwaze kwabuhlungu ingane zingenwe yin ngenelela smakade😭
Mamelo uyathandeka but i questions zakho ziyabhora coz ubuza into eyodwa and stupid questions
Kahle ukuqina Wena 🧐? Lembuzi
Hayiboo Mama umbulele ngempela umgane wakho,uma kungasinjalo baphumele umuzi abantwana uyokwakha owakho umuzi,akekho ofuna ukuphila kabuhlungu ekhaya kubo ,phuma ungazosolwa,awuswabi yini ?unamanga akekho umgane ongavuma lamanyala owenza emzini wakhe,ugangile mama uma kungalandelwa kubantu besintu iqinizo lingavela ugangile.
Yhooo malume zohlala njani naye zolala ingane zikamalume
😂😂😂
Bona komalume bayovuma ukumkela Somandla...u strong mama mmmh
GOodwell u are badwell
😢😢😢 Ngenelela nkosi yam. Uthi u jehova ingane siyibusiso sivela kuyeka .let pray for our family guys nabamntwana bethu 😢😢.
Mama kubuhlungu lokho akwenzakalayo emnzini wakho
Mammelo these are sensitive issues my advice is before attending matters of these calibre, please consult with professionals. For as much as this is content but it is also serious. Please equip yourselves with the right people to deal with such matters as Blaq Life TV Channel. Thank you.
Very true...some issues need solutions not merely content to impress the non concerned. Please do it professionally.
They don't care its content for them, to push ,your advice will takes that lanto...🤌🤌🤌
Hayi bandla, selibhubha ngempela ke manje!!😮
Bt isgebeng' esikhulu u gal😊
Yabhlungu indaba kamama wejehova, kdwa ke lomkhuba woklalana kwamalungu omndeni kvela ngalezingne kth bakhona abaphambili abayenza lento kmele bahlanjululwe lemkhuba ababeygila besaphila injalo nje lento
Ohw my God family idinga imithandazo serious brother nd ccta balalane yhoo ihlazo elibi 😢
igama lewayini kubalulekile silazi khona sizoligwema ngoba kungenzeka yilona leli elenza abantu balalane behlobene.
@@manahnojiyeza5863I think is parlpeel
This is so sad 💔💔owww ngenelela Somandla kulomndeni🙏🙏🙏
Danko Mamello❤❤❤
Uyagula lomfana uhlekani nje umathandana wani kudadewenu
Uyahlanya lomfana mathandana wan ngempela...Waze wahlukumezeka umama wabantu,sengifisa ukubon Sona leslima esingu sisi wakhe hlampe u worse kakhulu
Awu! Yehheni!!! Kodwa umbatha kanjani nje nodadewenu!!! Inkanankana yendaba le!!!
Hey inzima lento ndiybukele isenzeka aphekhaya, kwaqala umalume wafunulala nomnyumntana kamalume oyintombi but akaphumelela. Then umntana kamalume lo ebefunulala necousin sister yam waze walala nomfana onesbongo salaphekhaya bazala ingane eyintombazana, then yakhula lengane yayintombi zeyavakashela omnye umalume wam onengane ezimbini ezngabafana then azishiye zodwa xa ephangela zaze zalalana ke iingane zenza ingane futhi engumfana loongane ina 10 yrs klonyaka ayazi ba ngbani ubabayo ngbani umamayo. So ndiyazi ekhaya lengxaki ikhona , then umamengane le iyintombi waybambisa lenga engumfana but seyaphuma kodwa ke ejele, sinolodaba ke Nathi kithi, loonto ke ithi if aynqandwa lento izokwanda mpela.
Sesothemba ini kanti emhlabeni..asithembi baba..asithembi malume...asithembi lutho nje.. izngane zandawonye bakithi😢😢
Cha lowesfazane ngat uyamshiya akadlwenguliwe
They must go seek for jobs both of them💔if can do this horrific deed X2 then they knew very well what they were doing, SIES man.🤭
1. Uyabuza uti wena , "Uyafisa ukuti uyiyeke noma ufisa ukuti uqhubeke? Kanjani?... they hv only one option to stop this taboo...ayikhi choice lapho..
2. Inkinga asi wayini please...baningi abaphuza uwayini kodwa bengayenzi leyonto...akuqali ngabo ukuphuzwa kwe wayini...they have to be told that reality because they may not take responsibility for their actions.
3. Uphi ubaba wabantwana?...baphi abo aunti etc.. sinama disfunctional families lapho..kusazofuneka i counselling ebanzi...
The boy has positive attitude, he has potential of being saved..thats a good start..however they need help fast because this may spread to cousins and other family relatives..
Haaaaaa🙆♂️🙆♂️🙆♂️🙆♂️🙆♂️🙆♂️🙆♂️🙆♂️shwele smakade
Esh kwaze kwakub,Mama phephisa nkocyam .Aw Jesu sisite bo! Aw bantfwabentf yehhen.
This presenter is boring asking unnecessary questions
Ay yabhora buza toomuc lo
Nxese Mama ngenkinga ekuvelele. Unkulunkulu abe nawe abomndeni bakusize wenze okufanele. Ngegama lika Jesu mawuphele lowo moya omubi
Kwaze kwanzima kwavele kwabanda amathumbu jesu ingane zethu kodwa kwenzenjani jehova kubizwa ngani lento ngaze ngamzwela lomama😭💔🙏
Buya Jesu krestu uzolanda bandla LOKHO, amanyala angaka yooo lomama uthwele ubunzima,, lekelela Jehova ngenelela
Abavele batshadane akungeke kusalunga
Kulate kakhulu manje 🤞🏽😅
Yaze yanzima impilo yomuntu wesifazane phephisa mama❤
Makuthiwa umlando uyaziphinda lento isiyoba umkhokha ngek iphele phandle maningashweleza ngesilwane nikuvale hleze kungalunga .... Umthandazo ngeke usasiza😢😢😢 sekonakel vele😢😢
Hayi liyabhubha ke manje angikaze ngizwe ngisho emandulo futhi lama2k hayi ayayishubisa .Zibuzwa ngani ke lezingane zabo
That true sometimes she asked the same question twice its just an advise not blame
Cha ngiyaxolisa ukush lokh kodw ngibona ength naw sisi Mamelo uyahluleka ukubuza yonke imbuzo ekufanele ukth siyazi njengokuth zona lezingane zizalwa ubaba oyedw yin kulomama nom obaba abahlukene nd ubani omdala phakath kwabo miningi nj imbuzo bekumele uyibuze la nd ubhuti lo ungamncengi njengoba elokh ehleka nj ength yinhle lento abayenzayo nocc wakh
Cha uyehluleka impela
@@MondliHlongwane-jf1ru sure mft kungcono ngob naw uyabona
Hay kodwa xem ,bayizinja labantwana😮
Ey Mamellow awbuze imbuzo e relevant to the situation sis, use your common sense
Don't you think your comment is too harsh, angali you can criticise but creatively
Angiboni lutho Olu wrong nje emibuzweni yakhe fth kuzezokwazi kusiza meleqonde nqoh konke
But these most presenters shame IQ level yabo is very low
Uyabona iRain dance leyo ngisure sithwele kanzima eLindelani,eNtuzuma,eNanda akuphuzwa mayebabo ngize ngishaywe uvalo ngoba angazi noma indlala noma ukungasebenzi noma USathane imizi emningi nje ibheken nayo lenkinga yotshwa la eyi uJehova ehlele kulezindawo ngelinye ilanga😢
Wena ma Zondi ngifuna ukukwenza nkoskaz wami
Nikup nakhu sizothungisa bakwe2😅😅😅 cc Mamelo vuma boo
@@Nozipho-bh5zd seku sele yena nje ukuthi avume afake I ring once
😂😂@@Nozipho-bh5zd
Mmm ekazi ibizwa ngani into enjena ngenelela Jehovah konakele isihogo sisibona ngamehlo😢
Shwele smakade 😢😢😢 kwaze kwabhlungu okuthwelwe ilomzali
This is so bad. Mabahambe kwakho mama. Wena wazi ingabantwana bakho bona bayindoda nomfazi emzini wakho. Mabahambe bayotshata pha kude nawe. Mabangahlali kwakho . Kude kuzalwe pho, hayi kunzima. Unayo phofu imali yokwenza le nto ithethwa ngulo mfana. Bondliwa ngubani khona ababa ntwana babo. Oomalume bazomthembanjani bona ngabantwana babo abangamantombazana. Yhooo yambi into.
Useless questions... Why digging someone's background
Eyi I feel you
Hawu mama wehlelwa inkinga nkosyam nokho ustrong qina mfwethu Nkulunkulu uyaz wenzan
Ma Zondi ntomb enhle. Ngicela niyifihle identity yabantu where minor children are involed. Please dadewethu. We don't want to solve one and create more complex issues.
If bekwazi ukwenza izinto zabantu abadala ,akusingabantwana labo🤞🏼so there's no need ukuthi bafuhlwe, period🤐
I am talking about safeguarding the children born from incestuous relationships.
Uqinisile sis wami,unawo umqondo wena
Yhoooo Ngyaqala ukuyizwa into enjena kodwa ngalo mama usizi lodwa ziyothini lezingane kumama kodwa kufanele yini ukuthy zithy gogo kanjn 🤷♂️🤷♂️🤷♂️🤷♂️🤷♂️
Nawe nje mamah awucacisi ukuthi ma ufika uphuma emsebenzini wafika wabona ini
Bengicabanga ukuthi umazondi uzobuza ukuthi wabonani ayiiiiii
Yoo idimoni straight Yoo kunzima ezweni 😮😮