Am very proud of you broer, if many of your generation and the next can pay attention to the talk you're given now South Africa can be a far better country, we need the truth from humble people like you!!
Ha ha ha Somnandi kanti unjena ndoda.Ngibona uSomnandi oyi motivational speaker that can change lives of our fellow brothers and sisters in Africa.uSomnando ongumshumayeli weqiniso.yoo yoo 🤔
Ngaze ngakhula ngiyingane
Ngiyabonga kakhulu mzali wami, walikhuluma iqiniso.
Ngiyafisa ukuhlangana nawe ngikubambe ingalo🤝
UNkulunkulu aze akubusise akuphe njalo ukuhlakanipha nokuqoda 🙏
Nhlaka mfwethu inhle into oyenzayo yonke into iyi quality ❤
Ngijabulisa izingane zakhe,izingane zasemndenini ,ezasendaweni,ezesigodi sonke iKZN uqobo nomhlaba wonke jikelele sibusisekile ukt sibe nobaba abayala bengakhethile bavundisa mup umhlabathi ngamazwi ......Bab Langa syabonga 🙏syabonga
somnand uyesabeka ndikhule ndisomelezwa singoma zakho baba noba bekunzima bendfumana amandla wokuphusha ngenxa yomyalezo kumculo wakho Tata uthokozani ndithi uThixo aze akwandisele❤
Waze wakhuluma into eliqiniso, sazi ngokuchonyelwa ngezidakamizwa. Bancene abantu abakhuluma njengawe bhuti omdala.
Waze wahluka mfowethu emhlabeni ongcolile.
Yey Somnandi uyesabeka 🙌🙌🙌🙌
Ay sommandi uhlube udlubu ekhasini. Siyakubongela ngekhono lakho ku motivational speaking
Uyesabeka somnandi alikho elidlulaleli
Somnandi yesabeka njengekhekhe lezinyosi siyavuma eMatheni esgodini saseThemba emanhlanhla sakhula sikhwishwa ngoswazi phezukwemfolozi emnyama inkethabaweli ukhule Sbali siyakuhlonipha njengoba uzihlonipha nawe ukhule Sothole uzukhokhobe❤
Somnandi uyesabeka njengekhekhe lezinyosi wakhuphuka mfoka number 4. Ungayeki baba yinhle lento.usuphakathi kwezingwazi engizihloniphayo ngeqiniso lokwembula inkungu esizweni sakithi.Siyabonga onendlebe ne data uzwile.
Baba somnandi siyabonga amazwi amnandi sibonge khehla lam 👏
Am very proud of you broer, if many of your generation and the next can pay attention to the talk you're given now South Africa can be a far better country, we need the truth from humble people like you!!
Ha ha ha Somnandi kanti unjena ndoda.Ngibona uSomnandi oyi motivational speaker that can change lives of our fellow brothers and sisters in Africa.uSomnando ongumshumayeli weqiniso.yoo yoo 🤔
Nami ngisho njalo kuyacaca bengicabanga ukuthi ngiyamazi kanti cha
Baba Sothole uqedile ungedile imfundiso yakho Baba engathi ingathela izithelo ezindle kithi sisonke esisakhulu.🙌🤝
He is a good motivational Speaker. Sothole!!!!!!!!!!!!!!!!
Ngifisa ngisho ukuba umakhelwane walensizwa yakwaLanga uthixo akwandisele izinsuku zokuphila nezokuba phambu komphakathi uyakudinga kakhulu
Ey lengqwele luqinile ukhakhaya ... Kubrazo .. ❤
Baba usomnandi ngasosonke isikhathi ukhuluma into eyakhayo😢
Yakhuluma lensizwa yajula phakama mfowethu uThixo akugcine.
My legend ❤
❤❤❤❤❤
U Mnumzane Thokozani Langa
Oh siyabonga mfoka LANGA ❤
Makhulu amagama akho bhuti somnandi onezindlebe uzwile ❤
Somnandi waze walikhuluma iqiniso nokuyinto ezondwa ngabantu abaningi kulesikhathi sanamuhla Nkosi kubusise
Uyesabeka njengekhekhe lezinyosi👏👏👏👏👏
Wakhulumakahle sothole ngyabonga unkulunkulu akugcinenjalo Somnandi
Siyabonga Sothole
As a zulu, your talk embraces many of our cultures in South Africa therefore it not only for zulu people but the nation as a whole.
Ei yakhuluma lendoda kaze udlebe obelucoshela lucoshela kaevundile yoni onqonso,ngizwa nalo Amen olibe usho ngemuva kaze owangempela yini or owokubona abangani eduze.if kungowangempela simbongele ulalele
Mfoka number 4 syabonga ngthanda ukuzhlonipha kwakho nokungazphakamisi
🙏 Wasiqondisela Sothole siyabonga bhuti ngoba bayincosana abafana nawe baba 🧢.
UNkulunkulu uqamba amasu okunihlanganisa😊
Okokuqala ngqa ngibona noma ngizwa umuntu omningi endimeni kamaskandi ekhuluma kanje futhi uBaba uSomnandi uyamazi UNkulunkulu ingaphakathi kuye lento Syabonga Baba🙏 ongezwanga ngeke aphinde ezwe🤝 amazwi akho angayibulala inkomo makhulu kakhulu👏✊
Kodwa wuye lo ovalela uZanefa kuyoyonke imcimbi eseZulu land futh akakufihli ukt uyamvalela bukhoma
@@SabeloXimbaey awume ngalo Zanefa wakho...unayo inhlonipho loyo?..? Kave niyithanda into engasile mm.. Uzivalele yena uZanefa
@@SabeloXimba Awusiyeke ngezabaculi wenathatha umlayezo kuphela
Usho loZanefa owavele waphoxa uZimdollar nalo akeyesakaza naye usgiya ngengoma, angsakhumbuli ukuthi ubani bethi badlala ingoma yakhe.
Wakhuluma Sothole min ngidle amaningi kakhulu
Babu Langa isandla sedlula ikhanda...UNkulunkulu asigcinele wena.
Somnandi uyesabeka😊
Ukhulume kwezwakala somnandi,linkulumo iyahlaba njengomkhonto,kodwa iyafundisa.
❤❤❤❤❤❤
Ey Koda sothole.... Ay baba ngiyakuhlonipha
Ngiyabonga Sothole, ukungilalela isicela sami sokuthi ake ukhulume
Kubonga thina bafo ey ukhulumile uSomnandi onendlebe uzwile
Somnandi walikhuluma iqiniso mfoka langa .uyabakhulisa abaningi nathi imbala ukhombisa ukuthi awuthi mawuculu unjabulisa abantu kuphe kodwa uyakha nokhakhayi luqinile sayabonga
Wathetha ukhuphila enkosi Tata ulanga
Somnandi uyesabeka
wabeka kahle Sothole sengathi bekungahla kimi lamazwi ngikhandeke.
𝗦𝗼𝗺𝗻𝗮𝗻𝗱𝗶 𝘂𝘆𝗲𝘀𝗮𝗯𝗲𝗸𝗮
Lenkulumo bengingafisa usuperviser wami ayizwe ngobunenhliziyo embi njalo umangivukangithandaza yena
Mhhh nkos yam
Y deserve t b a doctor now
Bengike ngabuza ukuthi uthuleleni konakala nje mfo ka Langa
Syabonga Sothole ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Ngaze khambumbula I company ngangisebendza kuyona before bebanokusilethela umuntu thizeni akhulume nabasebendzi ngezinto eziphathelene nempilo
USomnandi kuye ngibona umqondo kaMsholozi lokhu akushoyo kukuye akakufundi phansi.
Ey yabona ubaba uLanga indoda yangempela uMnuzana qobo
Ngaze ngagisa ukuba nayo
Ngiyenze whatsapp status
Manje internet iyangihlula
Suyahamba yin kodwa sothole 🤔
Uhamba uyaphi
Ey ,indlela akakhuluma ngayo ngathi usekhipha konke iyahamba.
Wakhuluma baba siyazuqhenya ngawe ngathi nomaskandi bangafunda kuwe ukuzihlonipha nokwazi nje impilo ..bayeke lento yokuschomela kodwa bondliwa ithina
Somnandi uyesabeka 🙏🙏
Kodwa uyithini eyokuvalela uZanefa,uyithini eyokubulal ikusasa likaZanefa kubuhlungu ukubona ubaba omdala kangaka ebulala ikusasa lomuntu omusha bukhoma
😂Zanefa usewuyekile yini ugwayi okuhlaza
Awusiyeke ngaloyo mshipha ntsangu wakho ongananhlonipho
Awungelaphe Nodlela mfwethu, ubab' uLanga uvalela uZanefa kanjani?
UZivalele yena loyo ngenxa yempakamo. Uphezulu kakhulu. Angikhohlwa ephoxa uZimdolla ethi uyam interviewer okhozini.
@@msizimpanza209 ubaba Thokozani uyilunga lekomidi elihlela imicimbi yaseZulu Land manje usebenzisa lawomandla ukucindezel uZanefa uthi wamdelela bt akho amanye amaVideo la ku RUclips ecacisa ukt umvalela ngamabomu
Sothole onezindlebe uzwile ugeqe amagula siyabonga uNkulunkulu akwandisele okuhle njalo
Ngiyawathanda amazwi kamnewethu ayangiphilisa sengiyoyixoxela amagwabab'ecwebane