Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Amen siyabonga ukusithwebulela lombukiso bengicela ukubuza ungakhona ukungixhumanisa nobaba angaz' kodwa noma ngizothi uMshumayeli nomu Mfundisi Ntombela🙏🙏🙏
Amen cela ushembe akhumbule ahlale nami ngekathi zonke nguphilani mdletshe ngomsebenzi se Rastenburg ekhaya sestanger
Siyabonga baba ngencazelo ezifundisayo amen
Nkosibonile Ngubelanga siyabonga ukulalela indaba zasezulwin🙏
Nkosi ikubusise ❤️
Sicela izinombolo mkhulu
Utholakala kanjani umfundisi ngicela indlela yokumthola
Ma ungakaganwa uhlala ekhaya uwena wedwa ophendukile wenze njani ngoba bonke abasegcekeni abawona amanazaretha
Muhle kakhulu umbuzo wakho. Inkinga leyo ebhekene nabantu abaningi. uShembe uhambisa inhlonipho phambili. Okumele ukwenze ukuthobela umthetho osuke ushawa kulelokhaya kuze kube uphuma umuzi wakho.
@@EBuhleniIsezulwiniLethu Kufanele uphume umuzi ngoba ubalekela abangesiwona ama Nazaretha noma uwuphuma ngoba wakhela ubaba wakho? Uma uwedwa kwenu uwuphuma kanjani lowomuzi?
Impunga yolwazi lwesintu uMkhulu Ntombela
Ngcono ukuba impunga yolwazi ufundisi abantu ngomthetho kaJehova ... iqiniso elihle zonke lezinto ezishiwo “Mfundisi Ntombela” ngoMsamu ngeke zisize ngalutho. Lamaphupho esiwaphuphayo bese sivuka siClaim ukuthi ngawoBaba bethu noma okhokho bethu oMubi usuke esenza adume ngakho “ Deceive” umthandazo wokulala Vesi 25 “ ngokuba maningi amaphupho awukufa angaveli kuwe Nkulunkulu Nkosi yethu, Thixo wethu . Abaningi labo ongabanga yisihlangu sokubavikela ngalobu busuku, ayabehlela ekulaleni kwabo . Bese ke lamaZwi ngiwashaya indiva ngilalele umuntu ofundisa ngoMsamu yet iNceku kaNkulunkulu made clear Ukuthi asiqaphele lamaphupho esilokhu sithi ngobaba bethu noGogo bethu kanti yikho ukufa kwabezizwe.
Kuningi esikufundayo ku mfundisi
Ngicela ukubuza uma uzokwenza umsebenzi wabadala wokubonga sebekwenzele okuhle wenzanjan?
Mahlobo
Ngifisa ukwazi mina ngakhe indlu kakhokho wami ekhaya manje ngifisa kuyibika kubo banikazi bayo kumele ngenzenjani ngicela ningibhalele khona la
Muhle kakhulu umsebenzi osuwenzili sengathi uNkulunkulu engakupha amandla uqhubeke wenze izinto ezinkulu. Sizokutholela impendulo ezohlaba eskhonkosini kwizimpunga zakithi eNazaretha.
Inkinga le yokbulala iylwane ngephutha...iyntuthwane senzenjani ngazo ngoba ziyasncweba sometimes???
a
Umthetho uthi uma uzobulala islwane kumele usibusise unikele umphefumulo waso kuNkulunkulu.
@@EBuhleniIsezulwiniLethu Ngicela ningixhumanise noMfundisi uNtombela ngocingo lwakhe,ngiseMnambithi(Ladysmith)kukhona engifisa angikhanyisele kukona mayelana nokwenza uxolo
Ngicela ukubuza uma lokukudla okubeke emsamo ukuthini
Lokudla okwamadlozi akini. Kumele kulale emsamo kungathintwa niyoze nikuthinte ekuseni. Ukuze amadlozi akubone ebusuku ngoba ilapho efika khona nangephupho.
Cela ukbuza something ukuthi mangabe ubulele izinambuzane zasendlini njengama cockroach , lizards 🦎, namagundane lokhu okushuphayo endlini nakho kuyenzeka yini sizithole sesinecala phambi kwaJehova ngoba sithi asizidingi endlini sgcine sesibulala kanti sesiyona Sacela ukucaciseleka laphoNgyabonga ngsazophendulwa
Yebo, kulicala kodwa uma sekwenzikile zikhona izindlela zokuthola intethelelo.
Ngicela ukwazi banzi ngokungeniswa kwa badala egcekeni /ekhayeni. Umsebenzi wenziwa kanjani and ubani ofanele ukuwukhokela.
Ngiyacela kenike nithi fahla ngabantu abanemimoya yobungoma
Ngicela igama leculo 05:55
Ngicela ukubuza kwenziwa yin uMfundisi abageza kaningi ngoba ethi wabageza eBuhleni naselinda kaningi
Babefika kuye ngezibonakaliso.
Ngicelakubuza ubikwakanjani umuzi oselenabantwana kuphela bengawazi amasiko okhokhobabo
Uma izingane zingawazi amasiko azo kumele zithole umuntu womndeni or uzalo or wakuleso sibongo ongabasiza abachazele ngamasiko abo. Ukubika umuzi kuphinde kuye ngokuthi abazali babeshadile yini, uma bengashadanga niwubika ngesibongo sakomalume.
@@EBuhleniIsezulwiniLethu ngyabonga ngicela kunuzalokhu futhi ubabawami washona kwangenziwa lutho ngsho indishiyamanzinjeyodwa Lena kwashona umkhulu futhi kwabanjalo ugogonaye futhi songthi ngiqalaphi makunje inzilo yafakwa kuphela sazijhiphela thina umuntu ngamunye layekhona okunye akukho
@@bonganigumede5811 kumele nizame ukuya eBuhleni nomnikelo wokubashayela amathikithi nibakhanyisele nezibani bese niyacela ukuthi uShembe ebalande lapho abashonela khona senifisa ukubenzela imisebenzi. Uma seniwenza umsebenzi seniyophuma nehlahla lomlahlaNkosi nibalande. Uma senenza umsebenzi weNkomo niqala ngalo owashona kuqala nizeneno. Kumele nithole ukuthi ubani owagcina ukwenzelwa umsebenzi bese niqala kulowokuqala owashona wangenzelwa. Before nenze umsebenzi iyafuneka inhlambuluko yokunigeza ezonihlanganisa nonke. Inhlambuluko iyona eyokuqala.
@@EBuhleniIsezulwiniLethu siyabonga awenziwa emathempelini wawo amanazaretha lowomnikelo ngaphndle kwasebuhleni? Ngyaxolisa kubuzakanje
@@bonganigumede5811 Wenzelwa eBuhleni, uwenza kanye awuphinde uwenze. Uma ufika ebuhleni ubuze i office, ilapho ozofike ubashayele khona amathikithi ubageze ngeminikelo, ucele nokuthi bafike kuwe ngephupho bakuchazele ezinye izinto abazifunayo balethe nezinhlanhla.
🤦🏿♂️
Ngicela i phone number yakhe uMkhulu
Ngiyabingelela kumkhulu ngaze ngathokoza ngathola ingosi yakhe kade ngangifisa ukukhuluma nomkhulu.mkhulu ngicela usizo lwakho ngihlushwa ukuphupha ngilele nomuntu futh ngibone ukuth kwenzeke ngempela ngiyagezwa emanzini ngiye ngisho empophomeni ngibuye nginethemba lokuth lento izophela kodwa lutho ngicela ungisize mkhulu kudala ngiyizama lento seyeminyaka ikimi .ngingowesifazane ngisho eyimbengeni ngiyayinikelela kodwa lutho ngixolisa kakhulu ukuphuma esihlokweni okukhulunywa ngaso
Amen siyabonga ukusithwebulela lombukiso bengicela ukubuza ungakhona ukungixhumanisa nobaba angaz' kodwa noma ngizothi uMshumayeli nomu Mfundisi Ntombela🙏🙏🙏
Amen cela ushembe akhumbule ahlale nami ngekathi zonke nguphilani mdletshe ngomsebenzi se Rastenburg ekhaya sestanger
Siyabonga baba ngencazelo ezifundisayo amen
Nkosibonile Ngubelanga siyabonga ukulalela indaba zasezulwin🙏
Nkosi ikubusise ❤️
Sicela izinombolo mkhulu
Utholakala kanjani umfundisi ngicela indlela yokumthola
Ma ungakaganwa uhlala ekhaya uwena wedwa ophendukile wenze njani ngoba bonke abasegcekeni abawona amanazaretha
Muhle kakhulu umbuzo wakho. Inkinga leyo ebhekene nabantu abaningi. uShembe uhambisa inhlonipho phambili. Okumele ukwenze ukuthobela umthetho osuke ushawa kulelokhaya kuze kube uphuma umuzi wakho.
@@EBuhleniIsezulwiniLethu Kufanele uphume umuzi ngoba ubalekela abangesiwona ama Nazaretha noma uwuphuma ngoba wakhela ubaba wakho? Uma uwedwa kwenu uwuphuma kanjani lowomuzi?
Impunga yolwazi lwesintu uMkhulu Ntombela
Ngcono ukuba impunga yolwazi ufundisi abantu ngomthetho kaJehova ... iqiniso elihle zonke lezinto ezishiwo “Mfundisi Ntombela” ngoMsamu ngeke zisize ngalutho. Lamaphupho esiwaphuphayo bese sivuka siClaim ukuthi ngawoBaba bethu noma okhokho bethu oMubi usuke esenza adume ngakho “ Deceive” umthandazo wokulala Vesi 25 “ ngokuba maningi amaphupho awukufa angaveli kuwe Nkulunkulu Nkosi yethu, Thixo wethu . Abaningi labo ongabanga yisihlangu sokubavikela ngalobu busuku, ayabehlela ekulaleni kwabo . Bese ke lamaZwi ngiwashaya indiva ngilalele umuntu ofundisa ngoMsamu yet iNceku kaNkulunkulu made clear Ukuthi asiqaphele lamaphupho esilokhu sithi ngobaba bethu noGogo bethu kanti yikho ukufa kwabezizwe.
Kuningi esikufundayo ku mfundisi
Ngicela ukubuza uma uzokwenza umsebenzi wabadala wokubonga sebekwenzele okuhle wenzanjan?
Mahlobo
Ngifisa ukwazi mina ngakhe indlu kakhokho wami ekhaya manje ngifisa kuyibika kubo banikazi bayo kumele ngenzenjani ngicela ningibhalele khona la
Muhle kakhulu umsebenzi osuwenzili sengathi uNkulunkulu engakupha amandla uqhubeke wenze izinto ezinkulu. Sizokutholela impendulo ezohlaba eskhonkosini kwizimpunga zakithi eNazaretha.
Inkinga le yokbulala iylwane ngephutha...iyntuthwane senzenjani ngazo ngoba ziyasncweba sometimes???
a
Umthetho uthi uma uzobulala islwane kumele usibusise unikele umphefumulo waso kuNkulunkulu.
@@EBuhleniIsezulwiniLethu Ngicela ningixhumanise noMfundisi uNtombela ngocingo lwakhe,ngiseMnambithi(Ladysmith)kukhona engifisa angikhanyisele kukona mayelana nokwenza uxolo
Ngicela ukubuza uma lokukudla okubeke emsamo ukuthini
Lokudla okwamadlozi akini. Kumele kulale emsamo kungathintwa niyoze nikuthinte ekuseni. Ukuze amadlozi akubone ebusuku ngoba ilapho efika khona nangephupho.
Cela ukbuza something ukuthi mangabe ubulele izinambuzane zasendlini njengama cockroach , lizards 🦎, namagundane lokhu okushuphayo endlini nakho kuyenzeka yini sizithole sesinecala phambi kwaJehova ngoba sithi asizidingi endlini sgcine sesibulala kanti sesiyona
Sacela ukucaciseleka lapho
Ngyabonga ngsazophendulwa