@@hlanganisambatha614 You are not helping women by not holding them accountable. The truth is the guy who raped her was wrong but she also played a part in it.
Ngiyayazi lento ekhulunywa insizwa ize icasuke n mina angiyifuni leyonto ,umuntu mtshele ukuthi No friendship no what what angikufuni ube straight nje ,ungalokhu uthi asibe abangani nani nani
I don't think her boyfriend's real reason was because of her scared stomach, but he was thinking she lied about not dating the psychopath because you can't entertain another man like this and go as far as going to meet him twice, especially at 12 midnight and she's doesn't even know him. I think that was the guys reasons, he couldn't trust her anymore
I think it is a lesson to laddies not to entertain someone if you don't have fillings, cause I sense obsession and the more you communicate with the obsessed person is the more the obsession grow
Morning my brother ey mf2 izinto ezihlez sizibona zenzekha but still o sisi bethu bayaqhubeka bengene kwi Facebook n look for love n khuyingozi kakhulu siyabonga bafo ukhusifundisa bafo siyabonga.
U Khululiwe wa ignora ingilozi yakhe imnika ama signs.....ithi lentokazi Lo Ngcebo osesthombeni nguye yini lo eyambona mase bejola if kunguye kulula ukumthola
Elokufa alitsheli cabanga nje Khululiwe uzodutshulwa indoda vele ebengaythandi at the end walahlekelwa indoda yakhe yangempela 🤔 kwanzima Mr Cebekhulu sise classin siyafunda 🔥👌🤞
I once received a call from someone ongaphakathi. Ngaybuz le nsizw kuthi iyithatheph izinumber Zam. Yam he got it from FB. Mangthol lokh Ila engaykhiph khon number yam kusm. Yangcel me airtime. Ngasaba😟. Eyyy kunzima emnyango
Khululiwe could've just blocked this guy if she was not interested, women always want to keep their options open and in this case it was dangerous
A woman is always to blame everytime....mcm
100% that's female nature.
You sound redpilled😅😂
@@hlanganisambatha614Responsibility, was she going to be victimized by the culprit if she had blocked him?
Correct she should've just blocked the bustad if she wasn't interested
@@hlanganisambatha614 You are not helping women by not holding them accountable. The truth is the guy who raped her was wrong but she also played a part in it.
😭😭😭💔 she's my blood sister from mother and father 😭😭😭😭😭
uKhululiwe??
Ayiii booo srs askies😢
Phephisa Bongiwe 😭
Wenza Iphutha lokuya kwenye indoda enayo ayakhe indoda eyayimthanda , kubuhlungu khona kodwa nje ukuba akayanga kulendlavini ngabe asilho lapha, buka nje neskhathi okwenzeka ngaso lesgamego.
Aybo uphi manje ukhululiwe umfana wagcina ebishiweni cc
Ngiyamsola uKhululiwe kwakumele asabe ukuphuma ebusuku yedwa,nezihlobo noma abangani kwakumele engabe ubazisile ngalendoda emhluphayo
Very sad story indeed😭😭😭😭😭, we are learning everyday and you are helping us everyday, thank you so much, you are doing a great job my brother
🙌
Ngihlale ngilana for zona lezi😢❤, ngikulalele ngiphansi lana e Nquthu😊.
Danki Gugu, siyanithanda eNquthu.
Follow your gut feeling. Thats the lesson in this story. Again Siyabonga as always we are learning.
Exactly...
I've learnt a lot from this channel, qhubeka usifundise Cebekhulu 🙏
Oh bhuti wam sikulethelwe ngu thixo 🙏🙏🙏
Yanga angakongezelela 🙏🙏🙏🥰
Sad story indeed...iv learnt a lesson Mr Cebekhulu 👏
Mhuuuu!! Ngaze ngathuka. Yaze yanonya indoda. 😭😭😭
Ngiyayazi lento ekhulunywa insizwa ize icasuke n mina angiyifuni leyonto ,umuntu mtshele ukuthi No friendship no what what angikufuni ube straight nje ,ungalokhu uthi asibe abangani nani nani
I don't think her boyfriend's real reason was because of her scared stomach, but he was thinking she lied about not dating the psychopath because you can't entertain another man like this and go as far as going to meet him twice, especially at 12 midnight and she's doesn't even know him.
I think that was the guys reasons, he couldn't trust her anymore
This story taught me a lot
Why did she string the guy along naye ay. Kuzothiwa victim blame etc but at times nathi we put ourselves in unnecessary danger nje
Mc nethimba lakho🤲 Ngicela uma kungenzeka ubhale ngobungizi bokutholakala nenhlamvu yesibhamu noma igobolonde laya inhlamvu. Noma ungenaso ngempela isibhamu kodwa ukutholakala nayo kunamuthelela mini kulowo muntu. Kanjalo nokuthola kala nesibhamu esingekho emthethweni esinamacala kodwa ongawenzanga.
Ngiyabonga
Okay kulungile.
Great suggestion. Njomane.
Present my Buti 🙌❤️ it's true kuningi mina engikufundayo nokuthi pisa abantwana
Thanks Lindiwe 💓
Thanks Bhut' Menzi. How do we turn live notification, kindly advise.
I have listened to a few of your stories... Are these true???
Can we kindly have an old background theme sound please
No problem, we shall bring it back.
Ey😄ukhona owayeng'casula nam!..yaz...vele ngacikeka namanje ngicabanga nje.
Ave sinesneke kodwa majita! Ulova uyakwazi ukbekezela!
Sibonge!
Impela mfo😂😂😂😂
Cyabonga bhut omkhulu keep on going the marathon is still long to go 🚶♂️ l already subscribed 👍
Ngiyabonga mfoka Thwala🙏🙏🙏
Thanks mfoka Cebekhulu we learnt a lot from this
Danki Prince.
Your videos prove that men have entitlement issues
I think it is a lesson to laddies not to entertain someone if you don't have fillings, cause I sense obsession and the more you communicate with the obsessed person is the more the obsession grow
How can someone meet up with a stranger midnight? Nonsense
Manipulation is game of many criminals
Ibuhlungu lendaba ungaphuma kanjani ebusuku uyintombazane ube unesoka uphumela umuntu ongamazi🤔
Iphutha alenza ukunikeza enye indoda i attention.
😢 that girl could have just block him Basali banale hoba stupid ka lerato it's sad really thanks Ntate Cebekhulu ❤
Ngidle amaningi esakeni kodwa abantu engicabanga ukuthi lomgodlagodla ubafanele nje wonke abantu besfazane Lindamkhonto siyabonga bhuti🙌🙌njengoGcabashe
Kunjalo nje mkhaya kubonga mina nkunzi yami🤝🤝🤝
Lento ingenzeka nanoma intombi ingenayo indoda,kungenzeka mhlambe kudala ikushela lensizwa ungavumi, abantu bangama psycho la ngaphandle😢
And uqinisile abantu besifazane kumele babe careful babheke ukuthi baqoma obani, yikho nje ukuthi ama girls awakhuzeki amanye wawo ahamb' eqoma nje.
Even meeting at night was the first red flag
kuninzi endikuzuzileyo kule chanel yakho boet omkhulu❣❣
Abhudi bemsinga abakho right emakhanda honestly.. Usisi omcane wabulawa yibo friend yakhe esuka emsinga la eGoli e Delft flat eliku Tudhope no Olivia till today kakabanjwa lomfana kodwa iKarma knows his location
I didn't get the Facebook page
She could have simply blocked this rubbish on Facebook and not talk to it🤮
Morning my brother ey mf2 izinto ezihlez sizibona zenzekha but still o sisi bethu bayaqhubeka bengene kwi Facebook n look for love n khuyingozi kakhulu siyabonga bafo ukhusifundisa bafo siyabonga.
What is the Facebook page again? I want to check the guy's face...similar thing happened to my sister inlaw
MC Menzisto
Khulilwe why ungamblocki umntu nxaungamfuni and uzazi unomntu wakho😢😢
Mina angkhoni nje uku entertain umuntu engingamthandi ngmublocker same time. Cha sibuhlungu istory skacc ishluku esngaka jesu😢
Wayeyaphi ngo 12 esbuku kumuntu angamazi, angamthandi? Osisi abafunde ukuthi ukuba kufacebook akukho ukuthi phendula wonke u "Hi" ongenayo
Facebook igcwele lezigebengu njee..Abantu abaqaphele indlela abadinga ngayo uthando
Lihle i point lakho mfwethu abantu mababe careful.
Mmmm kwaz kwabuhlungu. Syabong bhuty ukusixwayisa
🤝🤝🤝
Ubucareless bamantombazane ungaphuma ngo12 ebsuku uyekmuntu ongamthandi nongamazi🚮🚮🚮🚮hhay
You're always here akwenzeki ngingakboni kuma comments 😅😅😅
Eyy khona Makhoba Uqinisile mfwethu amanye amantombazane ave e careless kakhulu yooh.
@@Natasha-yv6os He is a True Transformer💪💪💪
Ophethe nesi bhamu phakathi kwamabili hhayi ngeke.
Mmmmmmm nkosyam ayikhulumeki lendaba ....uphole Dadewethu ei syafunda nkosi mihla namalanga Syabonga bhuti...uyabona le isixwayisa ngempela nokuphuma ebsuku smakade asikusabeni kahle hle asikuyeke nje😢😢😢😢😢😢uphole Dadewethu
Cha le nto ilula nje, oosisi bethu abahlukane nobufebe khona lezi nswelaboya ezifana nalo mbhem waseMsinga zingazothola thuba lokubalimaza kanjena 😪😪. And isoka likaKhululwa angilisoli ngokumlahla ngoba kube ebengafebanga bengeke alimale, kodwa nje angithandi indlela eliyibeke ngakhona ukuthi limlahlela ukudlwengulwa nesisu.
Liqiniso bhut, intombi eziphumela ebusuku, phakathi kwamabili iyohlangana nenye indoda emtshele phambilini ukuthi izoza nesbhamu? Lokhu isoka elakutshoyo, lalingafuni kuthela usawoti esilondeni, umuntu olobuntu uyakhetha amagama noma eselahla umathandana. Ongelabuntu wayezombiza ngamagama ngapha efuthelwa.
Waze wakhuluma ukunya bo ,,,no one deserves to be raped even if ekuqomile
@@jabubuthelezi4822 UKUNYA KUPHUMA KUWE KE NJENGAMANJE, ngikhulumile nge RAPE or about who deserves it or not? Ungazongibhedela mina.
I've learned that women must not give other men access to them and kuqala ngokuyinaka nokuyinika iskhathi neNumber.
Exactly.
Inhlangano yobubi angizange ngiyimeme kephe ngithe sengibona ngase ngiphakathi kwaya
Eyy mfwethu kunzima 😥
Iculo lakwaShembe❤
Ngokokwami lensizwa yathunywa uyise womtwana ngoba nakhu uyazi yonke I infomation ngaye ekuqaleni
Ayiii izimpisi nkosym zinalo ulwimi zyaphalaza 😢
U Khululiwe wa ignora ingilozi yakhe imnika ama signs.....ithi lentokazi Lo Ngcebo osesthombeni nguye yini lo eyambona mase bejola if kunguye kulula ukumthola
Hayi no Khululiwe ngo11pm
Kwabaliphutha lokuthi amunike iskhathi kwakungafanele nje ,kodwa lixhoshwa libhekile .
Elokufa alitsheli cabanga nje Khululiwe uzodutshulwa indoda vele ebengaythandi at the end walahlekelwa indoda yakhe yangempela 🤔 kwanzima
Mr Cebekhulu sise classin siyafunda 🔥👌🤞
Mina ngivele ngidilete inombolo yomuntu wesifazane uma ngimeshela elokhu engavumi ngisuke ngenzela ukumkhohlwa
Siyabonga Cebekhulu sifunda lukhulu kuleChannel yakho😊🎉
@mcmsenzisto alusapheli usuku ngingalalelanga lutho oluphuma kuwe. Indaba zakho ziyaqwashisa kakhulu. Njengoba ngenza umsebenzi wobumeli sengize ngifise ukuba inxenye yosebenzisana nabo ekusizeni izisulu zejele. Ngisebenzela Chiliza Attorneys. Angazi ke noma bakhona yini abameli osebenzisana nabo
Mmmmm i Denver ayilungile abantu balapha sebenokwenza isihluku nje kubantu
Siyabonga Cebekhulu ngokuvula isizwe amehlo
Kodwa yena usisi wayephumelani ebusuku kangaka?😢
Yaze yanuhlung into eyehlela uKhululiwe💔
Ukhulililwe wathengiswa umuntu aka maziyo
Isifundo, ubusuku abuphephile ikakhulukazi ebantwini besifazane. Inkundla zokuxhumana ziyasiza kodwa izigebengu namaqola zithola amathuba. Nxa uyintombi uhlela ukuhlangana nesoka, dibana nalo ngeskhathi esinganeno, endaweni okunabantu. Bahlangana okweskhatshana b4, kungani engabuzanga igama nekheli?
Umfazi akahambi nje ebsuku
Ukweshela nokuncenga iskhathi eside kudala inzondo ekuhambeni kwesikhathi inzondo embi futhi enkulu...
Yhooo yazi yabuhlungu lendaba lo cc kodwa khona okwakumtshela selokhu enqaba nje waze wanebhadi bakithi. Kodwa lo mfo wayengenwe yini ngampela🤔
Ewu ubulwane lobu
Eselwe kangaka from imshela ayi bantu ewu akaphephise bakithi
Mmmmhhh siyabonga bhuti lento ibuhlungu kwangathi ucc engaphola sidlule lesimo nakuba kunezi scar 😢ezizosala kodwa kuphume kuye uJehova amsize.ngokwami ngibone kaningi mangabe ngith xoxa nomuntu kuvele ngizwe engamukeleki into ebengiyenza ukublokka lento iyangenza benginokuzitshela ukuth maybe ingoba ngishayekile empilweni 😢now I know it a sign esuka kuBaba wethu owasidala ngyacela zingane zakwethu bodadewethu singayizibi lesign🙏🙏🙏
Syabonga Cebekhulu sifunde okuningi kulendaba❤
🙏
So painful story 💔
I think I'm learning here🤔
Hay naye lokhululiwe uyiqili nje uphuma uyaphi ebusuku nendoda ongakaze uyibone tseg man kwakumele imdubule yayinciphisa izifebe insizwa
Awu Jesu umuntu wangakithi nje eMabovini kwaDolo
Ngibonga nje ukuthi usaphila uKhululiwe yize esephila ngokwesab. One day is one day
Awuuu islima naye lokhululuwe wakhona y angazange ablocker lomjita uzophela ubufebe
She shoukd've blocked him, Bcs clearly it shows that, She hate him passionately. Ok
🙌🙌🙌signing the register
🤙
Kodwa ke Yena khululiwe ngabo 23:40 waphuma Waya kumuntu, hhayi wayenenkinga.
I once received a call from someone ongaphakathi. Ngaybuz le nsizw kuthi iyithatheph izinumber Zam. Yam he got it from FB. Mangthol lokh Ila engaykhiph khon number yam kusm. Yangcel me airtime. Ngasaba😟. Eyyy kunzima emnyango
It was clear from the onset that the guy was a psychopath
Engabe kusuke kwenzenjani uma umuntu akucasule ngisho ekhuluma kamnandi kanjani🤔
Ey yabuhlungu nansi indaba. Engake izindaba ezinje zilalelwe abantu besifazane abasebasha. Bezoqaphela ubungozi bokwethemba noma ubani.
Kwaze kwabuhlungu lokhu okwenziwa ilensizwa ku KH Ululiwe😮
Thixo wam sad story hay kunzima
❤ mfowethu unesakhona. Ngiyakubusisa uNkuljnkulu abenawe
Min ngzohlez ngkubiza ngomzali wan coz iziyalo zakho zyasiphilisa ngabe abanye beth kade bashon abanye baboshwa kodw ngkulalela lezi tory i anger iyancipha
Eish nkosi yam kunzima 😭😭😭😭
But you never talk about the women who are playing about men using the name love on social media while they know exactly that they need only money
There’s no need for that
@@mpumelelobuthelezi5644😂halala 😂😂😂
😭Hmmmm kwaz kwabuhlung jesu uyabo kodw ukuthanda izinto nkosi ukube wayaz ngabe wamblock
Esenqabe kangaka Koda umtanabantu ekgcinen wavuma kanti sezobulawa ephila 💔
@fikilendlovu2750 hey yaz ngoba elokufa alitsheli
Ngibuhlungu ngo cstas
U chatter uthin nje nendoda ongayaz ubeneyakh ayy kodwa nath mantombazane 😢
Wayethengiwe kwasekuqaleni.Inkabi.Yayithengwe izitha zakhe.Zathi mshele aze avume.Azobulawa.
Ey bhuti abeva osisi cut ties immediately. Coz lento ye friendship ayikho emadodeni. Thina sisizinja nje zabantu.
🙋♀️ present
Siyabonga Zoh.
Mkhaya Ngangihlala khona eDenver kwa Mabaso ila esidla khona inyama nokokwehlisa!!
Weee aphathi sbham asitholi kuphi?esenzani ngaso? To me that was a red flag sheim I wouldn't have gone to meet him
Syabonga Cebekhulu.
Thobile ❤❤❤
Asiphuthelwa ezimnandi zondwa ❤
🙏🙏🙏
Locc ngiyamzwela kulesi simo azithola esekuso.
This is painful wehlelwa into ebuhlungu yoo Ccngabe wayeyazi walalela unembeza wakhe azange amu intetainer ubhuti waphuma kunye wamblocker
Cebekhulu nami ngacishe ngangena enkingeni kwakwine strike sama security ulungu engafuni ukusikhokhela izinyanga ezintathu ,kwakukhona umfo wasemsinga esasingama security sonke sisebenza khona lapho kuleyo kampane ,leyonsizwa bengiyijwayele kakhulu,yangibambisa isibhamu esasingekho emthethweni futhi sasibukeka sisidala ,lensizwa yanyamalala imini yonke lapho sasikhona kwakunamapoyisa lapho kungwele lnto yezeka ngasesiteshini sase Germston ngoba sasisebenzela kuzo iziteshi,kwaxoxwa kwaqenda kwathiwa masihambe sahamba lomfo lesibhamu sikimi sihambe nabanye singene esiteshini ,lesibhamu ngisasiphethe sidlula amapoyisa nama security asesitheshini ngibona awuu nangulomfo owngiphathise lesibhamu e platform esiteshini ngase ngimunikeza lesibhamu sakhe,kusho ukuthi lomfo bekafuna ngimudlulisele lesibhamu lapha esitesini makulamaphoyisa lento ngiyobona manje ukuthi wayefuna ukungifaka enkingeni,lento yenzeka ngo 1999 ,lnto manje ingiphatha kabi ayingihlalisi kahle emoyeni wami,lensizwa bekuyakamaDondo eMsinga besihlala sonke e Katlehong yona ihlala ehhostela mina elokishini laseThokoza, bengicela uchwayise abantu lapha ngaphadle, beqaphele, yimina uMaseko ngiphuma eMpumalanga ngokuzalwa ,ngibonga ihlozi lami ngokungiphephisa kuleyanhlekelele
Ai askies Khululiwe
Hayi unempene lo khululiwe 12 ebsuku uyaphi akambuzi ngani ukuthi wenzani empilweni ngoba hlezi nisibuza nje 😢?
Bufebe nje bukasisi kuzanywani unendoda ulokhu ubonana neseshelu ebsuku bufebe mina ngimuzweli ngizwela Muntu osukeliwe nje wadlengulwa ay bufebe lobu
Ai wasinda kukubi impel uKhululiwe ai kunzima.
Ash ibuhlungu lendaba bt yisifundo kwabanengi and locc
😂😂 Ukhona endamfuna from last year loko endixelela ngoba masibengabangani akavumi tuu ndicime iinumber zakhe emva kweveki ndingathethi naye ndibone ngaye. Kodwa mna ndimfuna manyhani kwaye andifuni udlala ngaye 😂