These are last days that the Bible told us about. Akukho okwenzakale ebumnyameni kungaveli ekukhanyeni may God forgives all the sinners who confess in front of everyone coz no one is perfect we can judge them but but God is the only judge of our lives. The devil is using us in the name of money which is the root of all evil. May the good Lord save our nation especially this generation.🙏🙏
I relate kulento eyenzeka lana kulomndeni,umama ongakuzali if yonke into iwela kuye uma sekundlule inhloko yekhaya woooooooo ngyamesaba ngyaz kahle bt ke fortunately enough.angizange nga give up in life ngafunda ukuzimela at a very young age ngazifundisa today ngiphila njengabantu bonke kodwa kona kwaba buhlungu ukuthi angikaze ngathola ngisho uzukwa emafeni ka baba kodwa akukho okungadluli.
Kubuhlungu khona my kids suffered the same fate. Kulungile kodwa we are surviving my eldest started his 1st year e tertiary. We left everything in God's hands Nkosi above. Noma kunzima imali is not worth ukubulala abantu.
Koda isithembu sidala ukukhuluma okuningi, okungeke kube khona uma indoda ikhethe unkosikazi oyedwa. Nezingane zikhula ngokuncofana. Uma odade bandawonye bebanokuxabana, kungakanani ukuxabana okuba kumantombazane akhule emizini ehlukene. Umama wafela into indodayakhe eyayingakwazi ukuyigwema. Most times men reach their financial best with the first wife. Then when the family is living comfortably that when they introduce the second wife. It is not easy watching someone ebizwa ubukhazikhazi come to take things that you built with your partner from scratch. It was also greedy that the first wife took 100%. 50% should have been divided amongst the kids at least. It sounds like the lawyer was some-kind of friend
Haai if this guy managed to have courage to confess such a horrible deed, am sure he could have had the courage to speak to his Mother even if it meant taking her to court!!! But putting her through trauma then kill her was heartless. Innocent people got hurt over the love of money and greed 💔😭💔
@@sibusisolindokuhle9231 Yes Sibusiso her sister for instance lost a mother. She loves him and he declared that as well. She even said she will continue to love her nieces/nephews irrespective of what happened. His actions have actually impacted her life and changed it forever u know.
Eiy syabonga nje ngalolu hlelo lwenu cos luyasifundisa thina esingakakwenzi loko kuth singabe sisalwenza cos igazi lomuntu liyakhuluma and unembeza uynkinga ngalendlela❤😢
People must know that one's you come with decision of killing person is the time you're killing yourself spiritually, how many people who came to tis show about this problem, he should have left her with his father riches and live his life with peace, now he carried the sin of that woman he killed
Engakusho mina bhuti Unembeza wakho usaphila unkulumkulu usekuxolele and ngiyathandaza unkulumkulu nomndeni wakho bathole ezinhliWeni bakuxolele for i sake yabo ngoba wena u free manje umthwalo usele nabo 😢😢
In life u reap,what u sow,if u give love,u get love in return,imbi yona into umfana ayenzile kodwa,omama fanele bazi ukuthi izingane azina cala,ubaba lo,wuye odale yonke lenkinga kusukela nje
May your Vision Grow bigger and advance as Black life TV show. Your platform has helped a lot of people to understand reality including me.🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽
Ubaba kwakumele alungise lento esaphila hlampe futhi umama omdala owabulala ubaba ngoba ezwa elokulungisa amafa atholwe both side yin ashone uma kuzolungiswa amafa mamkhulu ay
Muphatha umuntu kabi, usuke u applayela okubi. Uma impilo yakho uyithanda awuhlukumezi abantu. Umah wazibizela ngokwakhe ukufa. She should have shared ifa equally.
Baze bemthumbe uzilile bona bakhipha imali yena uthi ya kuhle nimbulale kodwa nize nimlahle ekhaya bezonbona mina ngizolokhu ngibaduduza😢😢😢ihlazo elingaka
Owakha imali ngyamzonda ngoba inhloso yemali is to control. Now this young man was controlled by money's he was driven by impande yaso. People die everyday becauseof this evilthing named money. Once you know that money is no good ngeke ubenesoni ngenxa yemali that wasn't created by God ayinagazi keoha ichitha igazi likankulunkulu. We arecontrolled by imali lokho kusenza izinja asinalo uthando lwethu sinothando lwemali size sibukelane ohansi nganxa yemali. Lomfana udakiwe akanalo ilungelo lokubulala noma ngoba umamomdala wabulala uyise kwakungamele yena amthengele ababulali kwakumele azihlanganusele ngoba ubaba wabo wazihlanganisela. Futy ukungabi namali akukwenzi ungabi owakini. Kodwa ukubulala ngenxa yemali kuyaqeda ngobuwena ngoba noma eseshilo ukuthi isandla sakhe esabulala angeke aphumule ngoba wabulala. Usephila impilo efile. No comment. Syabonga blaqlifetelevisionqhubekani nokusixwayisa ngethemba osacabanga ukubulala ngenxa yemali uyabona ukuty akayeke usathane aze afe engenacala emoyeni wakhe ngokubulala eish bathakathi nani yekani ukusithakatha nisibulale ngoba nani nisazofa nishiye abantwana benu nefa lokuthakatha. No comment. Syabonga lungstar NENEKAZI❤❤❤
This channel has taught me not to trust a person even your own flesh and blood.
Lezi nkabi zizobulala uma wakhe mos ngoba emaphoyiseni bazofuna ukwazi ukuba ngobani ababulala first question use nkingeni nomndeni wakho
Kunzima mfwethu thina sadliwa yonkinto umama oneyngane okungezona zababa wethu bathatha konke thina iyngane zababa sasala sizibonela kwaphela kanjalo kodwa nanamuhla ngisamkhulekela lomama wakwaMhlongo eShowe ukuthi aze angakutholi ukuthula ahlupheke aze ayofa
😢😢niyayibon inhlung edalwa Isthembu umonakal odalwa umona wamadoda angenel
Angisifuni lesthembu samanyala nxaa
True
These are last days that the Bible told us about. Akukho okwenzakale ebumnyameni kungaveli ekukhanyeni may God forgives all the sinners who confess in front of everyone coz no one is perfect we can judge them but but God is the only judge of our lives. The devil is using us in the name of money which is the root of all evil. May the good Lord save our nation especially this generation.🙏🙏
Hayibo buti ubulala umuntu esazilele iyihlo. Ave ukhohlakele Shem. Usazo bhadala igazi lomuntu liyakhuluma.
saze sayilwane siyindlu emnyama, yoo lord have mercy upon us
Zulu sees themselves as better but hay cha hell is getting bigger the whole country is veil
Wena ungafila njani Uma ungeke uthole ifa lomzali wakho
This channel made me realise the fact that "ngiyazithanda iyNdaba zabantu😏😒😂"
Luyafundisa loluhlelo bakithi,ave ngiluthanda ,i salute abasakazi be blaq life,🎉🎉🎉
😂😂😂😂me too...
Same 😂😂
You and me both but ai ngifunda lukhulu😢
Angeke ufike kimi ngokuthandanda indaba zabantu la kwa Blaq life
Waze wamuhle we LUNGSTAR crush yami and I like your dress ❤👌👌👌
I relate kulento eyenzeka lana kulomndeni,umama ongakuzali if yonke into iwela kuye uma sekundlule inhloko yekhaya woooooooo ngyamesaba ngyaz kahle bt ke fortunately enough.angizange nga give up in life ngafunda ukuzimela at a very young age ngazifundisa today ngiphila njengabantu bonke kodwa kona kwaba buhlungu ukuthi angikaze ngathola ngisho uzukwa emafeni ka baba kodwa akukho okungadluli.
Phephisa cc sibonga nje ukuthi wena waba strong yazi
Kubuhlungu khona my kids suffered the same fate. Kulungile kodwa we are surviving my eldest started his 1st year e tertiary. We left everything in God's hands Nkosi above. Noma kunzima imali is not worth ukubulala abantu.
Baye bethi igazi lomuntu liyakhuluma ksuke kushiwo into enje😢
Amen
Ungalisho uliphinde kubi
@@CedrickNdonga 0
Unezingàne kanti futhi ave zizohlukumezeka ..Zizolokhu sikhunjuzwa,Ubaba wenu wabulala umha
Unezingàne kanti futhi ave zizohlukumezeka ..Zizolokhu sikhunjuzwa,Ubaba wenu wabulala umha
Mina ngizalwa esithenjini, umama wami ehlangene nabo cc bami babethi ba robber umamncane, ngavele ngatshela izingane zakhe, kwaphela kamjalo yahlukaniswa imali❤
Asiphezeni ukuba ngoBhekifa ngoba imiphumela mibi kakhulu.
Buka manje ubafo kwamali leyo emenze umbulali, ayisamsizanga ngalutho😮
Lecomment yakho ngiyayithanda mina💪🤝
Umuhle sisi Lungstar 👌 good morning 🙏
Umama omncane owaba nephutha wathatha indoda yomuntu eganiwe amadoda engaka, wadala isilonda kumamdala ,umama wakho uyena owakufakela usathane wokubulala umama omndala.
True and bamukhandza atiphilela lomomkhulu nendvodza yakhe but nome asakhona phela mom ncane nawe momkhulu yiba nenhlitiyo ungadali bubi,ngibe loko kuyowenta nalabantfwana bangavani
Yena lomama wayeyisebenze kuphi nithi nje ubhuti kwakumele ayoyisebenzela
Ubaba owaqhatha I family
Imali impande yesono ikwenzisa izinto ekugcineni ozozisola ngazo and usukwenzile you don't have peace.
Isithembo ngumqamelo kasathane ngempela 😈 lomama nga uyaphila loBaba engathathanga unkosikazi wesibili 😔 tear😢
Ukhuluma amanga mawuthi umqamelo kasathane nathi sizalwa kuzo izthembu akunankinga yilabo abasuke benza amanyala okunye noma umfazi eyedwa uyawenza amanyala azonde izngane,🤞
Koda isithembu sidala ukukhuluma okuningi, okungeke kube khona uma indoda ikhethe unkosikazi oyedwa. Nezingane zikhula ngokuncofana. Uma odade bandawonye bebanokuxabana, kungakanani ukuxabana okuba kumantombazane akhule emizini ehlukene.
Umama wafela into indodayakhe eyayingakwazi ukuyigwema. Most times men reach their financial best with the first wife. Then when the family is living comfortably that when they introduce the second wife. It is not easy watching someone ebizwa ubukhazikhazi come to take things that you built with your partner from scratch.
It was also greedy that the first wife took 100%. 50% should have been divided amongst the kids at least. It sounds like the lawyer was some-kind of friend
amaphoyisa fanele acuthe eduze makunje 🤞
Kade ngasho nam😢😢😢
Snitch..
Maphoyisa wan lawo?
@@nhlakaniphodube9145killer
🤣
Haai if this guy managed to have courage to confess such a horrible deed, am sure he could have had the courage to speak to his Mother even if it meant taking her to court!!! But putting her through trauma then kill her was heartless. Innocent people got hurt over the love of money and greed 💔😭💔
Innocent?
Lomuntu liyakhuluma
@@sibusisolindokuhle9231
Yes Sibusiso her sister for instance lost a mother. She loves him and he declared that as well. She even said she will continue to love her nieces/nephews irrespective of what happened. His actions have actually impacted her life and changed it forever u know.
I gazi lika mama liyamu shisa ubhudi that's why eze ku confess
Jehova sale usubuya
Eiy syabonga nje ngalolu hlelo lwenu cos luyasifundisa thina esingakakwenzi loko kuth singabe sisalwenza cos igazi lomuntu liyakhuluma and unembeza uynkinga ngalendlela❤😢
Waze wamubi mfana
Ngyabonga
Ave umuhle kodwa sis ❤❤muhle nomsebenzi eniwenzayo uyasifundisa kakhulu.
Imali yimpande yesono
Ayiii May the good Lord have mercy
Kube wathatha lo R20 000 wavula business nje bhutiwami,but ke uJehova nguye owaziye ngosekwenzekile kwaze kwabuhlungu nakumdeni.
Ther is no better sin in this world
Ay kusho ukth basukuma ngeke iyasebenza lenyanga yabo kodwa angeke MNA ngimxolele ngomah Wami othi MNA Uma kvela umntu ecela uxolo ethi wambulala 😭😭 angeke kubhlungu ukungabi namah 😭😭😭
Omama basesthenjini abayeke ukuba ogombela kwesabo umfana wangena eslungweni sokuthi bayalamba😭
Izinsuku zokugcina ngiyanibingelala mablaqlife amahle
Ay futh singama-black life okuqina 😂
Siyavuma thina Zungu ngise Amsterdam mpumalanga
Umuntu owaba rongi ubaba, ubaba kwakumele ehlele izinto zakhe isithembu asikakaze sazwana
Kodwa umama naye waba rongi kwakungamele engabaphi abanye kubuhlungu ukuswela ekubeni ubaba esebenzile , ubaba akenzanga kahle wakhombisa ukuthi akazicabangelanga lezi ngane
Imali iyinkinga😢😢kuzomele uwamele amacala wakho bafo useyizwise ubuhlungu ifamily
Into engiyibongayo bhuti ukuphumela obala❤
Akkazenzi lo sehlulekile ukummvala uyampokrla
Uyophuma ejele mfana khululeka impilo iyoqhubeka asikusoli thina sisola loyomama nalo cc yena wayecabangukuthi koyenzekani bephila kamnandi abanye bebandlululwa
I Zima into yefa..Nathi yasehlela kodwa saziyeka kanjalo izingane zamamncane zadla konke zidwa..impilo iyaqhubeka
Shembe Nyazi lwezulu sikhala kuwe Baba Nkosi yomusa nesethembiso ,umhlaba uyahlaba 😢
Yebo kunjalo UShembe oyosiza kulezinto ezenzeka emhlabeni
Umvelingqangi oyosiza uShembe
e@@nokubongamillicent5136umuntu njengami nawe
M a Sotho speaking born in Gauteng, I was also helped by Shembe during my challengies, I believe Shembe and love him so much
When you praise him , you make me so so excited ❤
Shembe umuntu or Jesu?
Amadoda ayasibulalisa ngalento yawo yesthembu,awazi isthembu esasenzenjn sona lesi.Ukuba lendoda ayithathanga umfazi wesbili ngabe usaphila lomama.Ey ngoba amadoda anesono.
Amadoda awaneliseki yiyo inkinga yawo leyo
Kwakwesani isthembu emadodeni, yekani sthembu wemanjeza, niqhatha izingane 😢😢😢
U muntu wa khona u shata many wife's after aba shiye ekhaya ayo jola no mtwana we 17 years
😂😂😂hhay bo sakha imizi yo baba bo,
Yhooo kwaze kwanzma kuqinisiwe makuthiwa imali ympande yesono😢
People must know that one's you come with decision of killing person is the time you're killing yourself spiritually, how many people who came to tis show about this problem, he should have left her with his father riches and live his life with peace, now he carried the sin of that woman he killed
Uqinisile🤞🤞
Aiiii Izwi legazi liyakhuluma ngeke uthule ubulele ngokuchitha igazi
His going to jail this one 😂😂😂 I'm happy that the mother have found justice
Kwazekwabuhlungu masekhala UCC nkocyam😭 iyangikhalisa NAMI lento ngathi yenzeke kumawami😢😢😢😢
Kungenzeka umama uyabuya kulobhuti ingakho ekhuluma iqiniso
Wayezibizelukufa lomama usunqwaha nefa kunomunye umfazi oneyngane zabafana ubegiliziga kodwa useyishiyile naleyomali
Kodwa umamomdala uyena owayenza umfana abenjena
Guys let not judge yebo yena ubhut akenzaka kahle cos akulungile ukbulala umuntu
Aibo ulobaba not umama
@@nkululekosabatha4856nomama omdala akanalo iqiniso
Guys it's easy to judge if you are not in that situation.. the good thing is he came to his senses and confess
Nothing to paint. He's a killer.
Buka lomama lelolifa bekadwale angafuni ngalo akaphindzanga walibona ngenca yemhobholo ngobe natsi bafati sikhona etinkobeni sitsandza madvodza siwatsandzele lifa hhah bafati ugcine se udale inzondo muntfu afikelwe bulwane ngenca yemfati. Sometimes tsine bafati siticalekiso
Kwakungamele uthi abambulale noma ngabe wayesembonile lomnye hlampe ngabe sekwadlula kwaxolelwana mnje kwafa umntu inzima le
Kodwa Nathi bantu besfazane 🚮 ngoba ngabe usaphila umamkhulu ukube wenza okfanele🤞
Eish wakhala kwabuhlungu Sisi,,wangikhumbuza owami umama💔💔
But ke naye ucc akakwazanga ukubonisa umama wakhe
Ngigcwele ngo-Lungistar ❤ Ngiyakuthanda shame ngiyazifela ngaye🎉
Ngaze ngakhala nkocyami nami jesu😭😭😭phephisa cc
Sawubona we bhudi.
The evil you do,stays with you and the good you do will come back to you.
God bless
Thank you 💕...
Amen👏
Isithembo siyalwisanisana emdenini always .one way or the other
Kodwa wenze kahle waphumela obala
Aycha ngath kuya act.wa lan ngath kuyadlalwa yhooo ninezimfihlo ezijulile esiygcin kuma TV
Maye niyasiza lungsta nge 🖤 life tv
Ai cha wenza into ebuhlungu lomfana khona manje useyazisola futhi ukube nje akayenzanga lento imikhuba yesthembu ukuba bayabona obaba besthembu😮
The devil is an opportunist pray always to keep the devil away
Kodwa nabo abafazi ntliziyo ezimbi ,ngoba kucacile zange axole sisthembu esenziwa yindoda yakhe . Kuthe koshona ndoda yakhe wazixelela ukuba abomfazi omncinci abazukhotha kwa sheleni. Lomfana ebezamela fameli yakhe naye . Lungster nobuya nisazise isiphelo sabayini
Amadoda aliqhathile izwe, isthembu sokunuka yini leso, yingakho kunje emhlabeni!
Ngoba isithembu nami ngizalwa kuso kunzima
Kunzima wecc mina balidla elikababa angitholanga ngisho inkukhu kodwa vele nawe wayengathandi lezinto zakhe
Uma ub ulele, Umthetho udlala indima yawo, Omama benu Uma bengena Esithenjini abanilungisele izinto zenu banisebenzele kanzima Nani futhi nizisebenzele ningaze nibulale abantu abazishadela unesikhathi.
😅 my sister please my sister please my sister please let him tell us the story the whole story don't intervene please
Awuu kwaze kwabuhlungu Nkosi Yami💔
Kanti yini umsebenzi wama phoyisa kuthunjwe umuntu 7days kutholakale nokuthi kunemali ebikhishwa ngesikhathi enyamalele kungani kungalandelwa i account lapho eyangena kuyo
Engakusho mina bhuti Unembeza wakho usaphila unkulumkulu usekuxolele and ngiyathandaza unkulumkulu nomndeni wakho bathole ezinhliWeni bakuxolele for i sake yabo ngoba wena u free manje umthwalo usele nabo 😢😢
Your soul will never rest pray to God for forgiveness This is sad😢
In life u reap,what u sow,if u give love,u get love in return,imbi yona into umfana ayenzile kodwa,omama fanele bazi ukuthi izingane azina cala,ubaba lo,wuye odale yonke lenkinga kusukela nje
Tjoo bakithi Nkosi Jesu.
Indaba zamafa lezi.
Izinsuku zokugcina lezi😭😭
Lamadoda athanda isthembu kumele afunde ukphatha bafazi ngendlela elinganayo ngoba nobaba walomndeni ube nesandla kakhulu kulento
mina nje ngisola uBaba kukho konke iQiniso akabanga nalo esaphila Qha
Yes ubaba owaphusha lomfana shame ngyamuzwela cz imali ayeyifuna yayise
Kwakumele atleast ayenze iWill ukugwema inxabano😢😢😢, ubaba uyena oqhathe umndeni
May your Vision Grow bigger and advance as Black life TV show. Your platform has helped a lot of people to understand reality including me.🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽
Igazi lomntu liyashisa
Namadoda abomthelela naye umama lowathola izimali kwakumele aycaze imali angayidli yedwa kubhlungu ukungabi namama sengathi bengathola indawo yokupholisa amanxeba
Eish sis lungsta you are so beautiful 😍
Tjoo kwaze kwababuhlungu ngenxa yemali imali yimbangi yesono ewe Kona abamama bazinyolukele imali zamadoda ababacingeli abanye abantwana bheka manje ufile engekayidli ngokuya phambili nalemali ubhekela abakhe abantwana kuphela bhut wam wenzekahle uhlambuluke ngokwenze njalo inkosi izoba ngecala lakho mhlawmbi ungaphuma nangengqawle akulahlwa mbeleko ngakufelwa
Ubaba kwakumele alungise lento esaphila hlampe futhi umama omdala owabulala ubaba ngoba ezwa elokulungisa amafa atholwe both side yin ashone uma kuzolungiswa amafa mamkhulu ay
Muphatha umuntu kabi, usuke u applayela okubi. Uma impilo yakho uyithanda awuhlukumezi abantu. Umah wazibizela ngokwakhe ukufa. She should have shared ifa equally.
Eyy mfanakith uyaku life sentence 🤞🤞🤞🤞ngyafunga mfana ubugebengu obuhleliwe ,,uyofela ejele mfana
Ay nathi sesingaze sibulawe izingane siyizinja singabant besfazane 😢
The interviewer must report this to the police station yho😢😢
I agree
Kodwa Nkosi Yami Imali Jehovah 😢
Nces cc. This killer will pay
Baze bemthumbe uzilile bona bakhipha imali yena uthi ya kuhle nimbulale kodwa nize nimlahle ekhaya bezonbona mina ngizolokhu ngibaduduza😢😢😢ihlazo elingaka
Chaa likufanele ijele sherm
Jovongcwele usuka ngasekhaya umfana..ngaze ngafisa ukwaz igama😂😂
Ayyyy kodwa nkosi ubagcineleni abantu abanjena ngaloku okukhuluma lana
Okungenzeka ukuthi umama uyampokela strong lomfana
Umona uyabulalisa omama babulala imizi ngomona
Ngicela ukubuza onolwazi ,lezinto zenzeka ngempela noma siyaxwayiswa nje 😢
I preferred ukuthi ubayeke bakhulume yonke indaba then ungabuza umbuzo
Bhuty, inhlitiyo yakho yimbi
Isithembu sinamanyala. Kungathini uyise wabulawiswa yisthembu. Washada istgembu uzokhela umlilo ekhanda.
Kodwa jehova kwaze kwanzima emhlabeni angifuni lifa lamuntu ngiryt nalokhu enginakho engikuphiwe ujehova inkosi ingsize ngfunde ukwamukela
Le story sicishe sifane nesakithi ekhaya umkhulu naye wathatha isithembu ugogo wam kwakuwu mamkhulu bese umkhulu washona enama business kwakuwu gogo osele nezinto kwakmel ahlukanisele wonke umuntu wavedane washona naye ngokugula nje amalanga namanje kusalwelwa izinto zika mkhulu nje kuhlangahlangene
Owakha imali ngyamzonda ngoba inhloso yemali is to control. Now this young man was controlled by money's he was driven by impande yaso. People die everyday becauseof this evilthing named money. Once you know that money is no good ngeke ubenesoni ngenxa yemali that wasn't created by God ayinagazi keoha ichitha igazi likankulunkulu. We arecontrolled by imali lokho kusenza izinja asinalo uthando lwethu sinothando lwemali size sibukelane ohansi nganxa yemali. Lomfana udakiwe akanalo ilungelo lokubulala noma ngoba umamomdala wabulala uyise kwakungamele yena amthengele ababulali kwakumele azihlanganusele ngoba ubaba wabo wazihlanganisela. Futy ukungabi namali akukwenzi ungabi owakini. Kodwa ukubulala ngenxa yemali kuyaqeda ngobuwena ngoba noma eseshilo ukuthi isandla sakhe esabulala angeke aphumule ngoba wabulala. Usephila impilo efile. No comment. Syabonga blaqlifetelevisionqhubekani nokusixwayisa ngethemba osacabanga ukubulala ngenxa yemali uyabona ukuty akayeke usathane aze afe engenacala emoyeni wakhe ngokubulala eish bathakathi nani yekani ukusithakatha nisibulale ngoba nani nisazofa nishiye abantwana benu nefa lokuthakatha. No comment. Syabonga lungstar NENEKAZI❤❤❤
Ubaba kwakumele ehlele kahle izinto zakhe esaphila ngba isthembu udoti Nami ngiphuma kuso, lenkulmo kabhuti eyafana nesthembu sakithi 😢
bonke labantu babe nephutha ,ubaba kwamel izinto zaka mamncane no mamkhulu zehlukane nje kuqonde, no makhulu naye phela kwak mele aba hlephulele ke noma ezoba robha engasal esegweva nakho konke , umfana ke u wrong kakhulu nje umbulala kanjani umunt ozom biza emsamo ,ebe idlozi lakho 😮😮😮😮😮😢😢,
Andazi ukuthi abanye abantu ukungcola okungaka bakuthathaphi usungaze umbulale pho ngenxa yelifa okungenzeka ukuthi uzoyibhubhudla yonke nalo mali kube kungekhonto oyenzile ebonakalayo kwilife yakho hayi cha sendibonga ukuthi ndazalelwa emndenini ohluphekayo lapho singeke silwe ngamafa wabanye abantu 😢😢😢😢