SIKHIPHA IZIMFIHLO | Akuhlukaneki nentombi kaMftwethu asefuna ukyenza umfazi | S1-EP174
HTML-код
- Опубликовано: 25 июн 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession - Развлечения
Mina nginoSisi abaw5 ngiwu last born. Ngkhula bebengeve bengafiselani izinto ezinhle ngihlezi ngbuka izinto abazenzayo nabazikhulumayo behlebana kunjenaya. Ngakhuleka ngathi Nkosi ngcela ungiphe amandla wokuthi mangisuka eduze kwalabantu ngisuke uNomphela. Lapho mina njengolast born babengangaz nokuthi ngikhona noma angikho. Ngakhula ngizitshela nje ukuthi into ethi Sisi anginayo abafowethu ngyobathola phambili.
Kuyimanje abakhulumisani iningi labo banamaqembu. Sebeyangaz ngoba ngisebenza lapho angizingeni ngithula sengathi ngifile ngoba ngyabesaba bazongmoshela impilo yam njengoba benzile kubona.
Ngiqondukuthi umuntu wakini ubomfundisisa manisakhula ngoba lento ayenzayo angakhuzwa ekhaya ukhula nayo bese eba idimoni ezimpilweni zabanye. Angaz noma ngyezwakala kodwa lobhuti ubukeka njengomuntu onganandaba negazi lakhe mayekwazi ukuBetrayer umfowabo ephindelela. Yibo bonke oRosemary laba ASIQAPHELENI
Iqiniso lelo 🎉🎉🎉🎉
Kunjalo bakithi😢
I'm speechless ngalobufebe nokuthwala kwalelizwe 😢😢😢
😢😢😢😢😢
Mina kuthi angihlanze nje ilodoti
Ey ngoba futhi!
Kkkkk Waze wadideka njengami
My brother u betrayed the trust ur blood brother how can u still be calling him brother u and this girl r not good
You are evil nje my brother
Uyinja lomfo wenza isilima umuntu wakhe
Iyashaqisa
Yinja nyani ,yhooo kunzima,💔💔if I was your brother I will never forgive you.
Iintombi zigcwele kangaka emhlabeni...le nto oye zayo bubusathane obu worse,ungade ulimaze umfowenu kabuhlungu kangaka,uMdali usazothumela izibetho eKzn bcos of the evil you do.
Stufuza ngithanda inhlonipho yakho, ngisho unika umuntu ifone awumniki ngesandla esisodwa, cha umyeni owathola wena, wathola umfazi impela, qhubeka munu ❤❤❤
Ezinye imfihlo libofunda ukufa nazo true
Yazini 😂😅😢
Ngempela kunjalo, keeping this secret aze ayofa was the best solution.
Very true
😂😂😂😂😂
Cha ngempela ayikho lento babafe nazo 😅😅😅 klaar
Abantu abangasebenziyo baphela besenza oluhlobo,usafuna kondliwa kodwa wanza oluhlobo❤
Waze waysfebe umfaz kabhut wakho,wena uyinja ungambulala umfowenu
Yazi indlela engicasuke ngakhona ungathi lento yenzeka kimi
Waze wayinja Umuntu wesfazane jezebheli uqobo lwakhe isifebe esalinga ngisho jesu
😂😂
😂
😂
Jealousy is dangerous amongst siblings...he is telling the brother only to hurt him not because he is sorry nor regretting his betrayal..khohlakele mgodoyi nesindindwa sakho😢
Wena mfana hlukana male ntombazane ,uncolile ulale nabantwana bomuntu ,muyeke maningi amantombazane ngaphandle
I also see it as jealousy. He knew exactly what he was doing because it's not like he likes the girl too. He used her and unfortunately she was foolish to be played. Very stupid girl who was getting everything and she just had to be loyal. Poor unborn child
Cain and abel story
I agree this idiot is not sorry. And he's relating every detail to rub this affair in his brothers face.
This things happen almost everywhere especially when the brother isn't strong to fertilise. It gets wrong when someone catches feelings.
Umuntu wakini uphenduka isitha okwangempela buza kimi😢
Woza nazo
Khakulu hayi kancane i know this very well isihlobo sako ngmuntu okuhlonipayo not igazi lakho ,
Ngempela kubi, uyenzile inkinga lomfo
And qinisile mft
Gxotha lonto ayingo brother wakho lo... Don't think twice bro msuse ecaleni kwakho nalo nkazana...lahla lo nkazana tyhini😢
😂😂😂lendlela omtholangayo wemkhya bangaki abamthola ngaleyondlela omtholangayo akusuye umuntu olungile leso sifebe sentombi
Iyahlupha lentfo uyamedzelela lobafo ungabona umcalselo unekiwe una nesifo semasoli uyatenyanya sis unelust
Udoti wenja
Iqiniso lelo elingephikiswe
What a mess. Poor unborn child to come into such a mess
Impilo ingenye indlela mantombazana if indoda iyasebenza nikhala ngokuthi ayinasikhathi nani. Uma nithola ongasebenzi oninika iskhathi nikhala ngemali.
Anyway kuloyo ongakasindiswa angasho lamazwi Nkosujesu ngena empilweni yami ungenze umntwana wakho ngyakholwa ukuthi wafa wavuka ngenxa yami ngithethelele izono zami Amen kwabaseroma 10:9-10 john 1:12
Unyanisile abayazi into abayifunayo, xa benikwa imali bayashota ekameleni xa benikwa nameless bayashota emalini , andiyazi
Bafo why ungathuli udala impi eyofika kubazulu bakho .
Aii wenze kahle asho,bengeke nami ngivume uMfowethu ashade nononkiloyi olala nabafowenu khona la endlini,uyofikaphi nalowomuntu,isifebe isifebe nje soze sishintshe,bobabili bekumele bamshiye nje...
Cha uyenzile into embi kumfowenu wena nje u dnt deserve to be called a brother...
Kodwa naye kwasekuqaleni kwakungafanele akushiye nenyamazane ube wena uyi.... ay awuth ngthule futh...
Amen
Imagine uvela emakhaya uzomosha uthando lwabantu,futhi uyaziqhenya ngalokho,ungcolile ndoda yomzulu tjo
Wumona😭akukho okunye!
Weeh Buti! Wena ubulalwe wumona kumfuwenu! Go one maahn!
Amantombazane ayaxabanisa ,kokunye ubabazala okunye umfowabo ndoda ,haaai kunzima
Chaa lentombazane iyaxabanisa
Niyazixabanela nodwa. Baningi abafazi emhlabeni
Mina ngekhe ngazonda umfowethu ngendaba yesfebe kodwa ngingabonga ukuthola iqiniso ngingakadlali ngemali ngilobole inja💔
Ngempela kodwa
Inkinga luthando aluboni
Umuntu oqhathayo la yilo wesfazane😢
Kodwa Tufuza wethu Ndzena ❤❤😊syakuthanda stufutufu esihle❤
Ezinye iimfihlo kufiwa nazo bakwethu😢
Abezwa. laba
Azingenziwa madado imfihlo ukuze kungafiwa nazo. Saa bantu nje asizihloniphe mkhulu lomonakalo asewenzile loo ngenxa yongacabangi
Yes injalo nje.. Kunomfana nendoda lentsizwa ihlulwe ukuba yindoda😮😮lezinto zazenzeka nasemandulo but zazingakhulunywa manje angazi noma bafuna udumo😮😮😮😮
@@sabelokhanyeza4931iphutha liyenzeka mtakababa sisezweni and kuyafuneka uzikhombe wen ngokwenzek kwesigameko unlike lentsizwa iblame intombazan ngalento yona nje ingcwele no no
Never trust anyone, that a lesson...
Hey stufuza we miss you uphi u lungstar ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ and we love you guys
We all want to know what's happening why is Lungsta gone?😢
@@Mosothohabedi hope akahanjiswanga ngama comments wabantu coz if ehanjiswe yiwo kuzomele bemlethe back coz yindlela asebenza ngayo kuthi abantu bathini we don't care we only care about umsebenzi wakhe and we love her to much
Who is we😂🤣@@mziejunior
@@mziejunior thank you 🙏🏽
Akabuye impela siyamthanda naye uLungstar
Umbulele ubhuti wakho😭 sithembe ukuthi uzoyithola indawo enhliziyweni yokuku colela😢
Yingakho sithi isilungu "some things are better left unsaid"
True 🤞🤞🤞🤞
Mama kaYizanazo ❤️❤️❤️
😅i was saying 🤣 too yesterday but I talking to myself 😅
UYizanazo lo ude wakona yena njengoba umah wake ekona bengiti usaphumle ngendaba kaYizanazo
@@Sjadu71Vele uphumule lwaqoshwa kdala loludaba.
@@mphikisenimkhize maar nabo bayabheda mos why befaka izinto ezindala ohk bafo ngoyabonga
@@Sjadu71if you listen to all the shows, kwenye ushilo ukuthi usheshe wabuya ngenxa yethu simbiza ukuthi abuye.
Yooo uyadelela lomfana and akukho nokuzisola
The whole plan of this confession ukuthi nje ubhuti omdala angaqhubeki nokulobola, ukuze lo☝️ azithathele uNolwazi abengowakhe yedwa😡
Nakhona angamthembi usazomgila naye shame😢
Hayi yintombi yakho usisifebe Buti ulala njani nho brother womntu wakho yhuu hayi amantombaza ayenza izinto hayi nawe mfowam uyabhanxa kwawena uyazixelela ngalento uyenziyeyo 😢😢😢
Kwaze kwabuhlungu Nkosiyami ubanjwa ngisho amalimu umfowethu yoo 💔💔💔💔💔😭😭😭
THE BIBLE TALKS ABOUT SELF CONTROL 😊
Uyisthutha somfana awuzisoli ngobuthakathi obunje obenzela umnewenu. Awazelwa ntombi kodwa usuwazelwa ekamfowenu. Ungumthakathi nje uqobo yilokho nje engingakusho.
Yooh!people never cease to amaze me,amanyala anje nkos.ubunuku obunje kaz nyophinde nizwane yin nobhuty wakho.Cha cc nonile kodwa ke nobabili ngokulinganayo nimlimazile ubhuty inkos sengath ingamelapha
Wakithi ihlazo leli and iqiniso lithi ungathembi muntu kulomhlaba 😢
Wena udinga induku nje
Kahle nje uyifuna strong
Nje
Ukube awukhiphanga mfihlo ngoba manje ubhuty wakho umbulele ephila
True hey his blood brother engaka amantombazane phoo😮
Bro what you did is totally wrong but if you truly regret your actions just tell your brother cause is your blood as for the lady is jasebel is no good for your family
Ubhedile lobhuti bekumele afenayoke Lena akayicabanganga lento nentombazane akayicabangelanga nje Waze wangidina lobhuti
Yena uyayizonda lentombi kamfowabo akayifiseli lutho oluhle. Ukuthi owakwabo uyamthanda🤷♀️ asazi@@SilindileMhlongo-mr5wp
Mina ngibonga kuth umseyvile uBhut wakhe kulemali engaka abezoykhipha yamaLobolo kanti uLobola isdwedwe sentombi into ebizomhlaza ekuhambeni kweskhathi,uMakoti ohamba efensa abafana...?
Our Queen is here. Love you the way you speak to the people who come to the show Queen. Your communication is top ❤❤❤❤
Jah she is an extraordinary woman I love her too❤❤❤
Hhayi badlala ngawe abaphathi bakho Stufuza!
Ngisho nobuso bakho nje abusavumi!!
You guys you are playing with fire 🔥
Ulisuthi iTheku phindela emakhaya uyolus'inkomo
Kubuhlungu kakhulu lento ositshela yona kodwa kulungile wazi kodwa ukuthi isikhuni sibuya nomkhwezeli imini iyeza nakuwe bhuti😢
23:33 "Iyaphila leya nsizwa yakithi"💔 But why usenza le nto? Amadoda a right kwaze kwadlalwa ngawo.
Kanti futhi awunandawo yokulala!!! Hayi ayikho eyakho. Uzimoshela isonka! Ubulala umoya omhle kanje yhooo!
The pain in his voice ubhud omdala😢😢😢 eisssh
Ngaze ngaphoxeka yessses, mxm, aycha, yehheni, awmadoda, hawu👋
Yazi nje! 💔 9:53 & ubhuti ngeke aphinde athembe mntu
Ungaze ubabaze we Sjava .... Ubuthakathi benhliziyo lobu ntengeke iphinde ilungiseke😢
Kuphoxeke mna
Indoda yakho xa ikunika imali ukhalazela umpipi omncane umbize ngo 2 minutes 😂xa ingaphangeli uyakhala ngoba ayikunakekeli nifunani bantombazana
Hamba kuntombi yakho enstha ngabe ucabangele umfowenu kukho konke😢😢
😢my presenter' intombii ka Ndlela😊is praying..since you look down 👇.. This guy is doing noncence to his brother' he must taken back to amakhaya..thts whre he belong!!!🎉
Engabe ucabanga ukuth njengoba ezilandelela imali wena uzoba yini🤔
Isho uphinde
Ubuti wakho wondla inja manje imudla izithende
Yaaa kulkhun emhlaben blood bathong asikaphephanga ngomnden sifa ekhaya
Jesus ai mesabe umuntu ungamthembi umuntu 😢😥💔💔
🙅
Cha ukhohlakele bhuti waze wambulala umfowenu unesibindi sokuzokhuluma into enje
Ngiyayivuma inyanga or gobela kabafo wakho, waphahluka ungalindelanga
Waze waziqhatha ingane zomuntu ugal yooh
Stufuza iphimbolakho nje ma siwuthi izanazo loluhlelo uyalwenza yoooooooo
Aw Stufuza❤ pho uyangichaza musubahlala ngembuzo
Welcome back Stufuza # IZANAZO😂😂 Besikhumbule❤
Ubhuti wakho komele akubulale ndoda, asikho esinye isigwebo esikufanele 👍🏽
Azkhale 🤣🤣
😂😂😂
It's always a wrong decision to leave ur wife with a male character
Correct
True and vice-versa
Koda ubufebe bukithina bantu besifazane coz vel3 abaziyo bayasho ukuthi indoda iyohl3zi iyinjq nje so kmele uth chaaaa wena munti wesifazane worse part ke uyena ozisondelele
Umuntu wesifazane akaze Abe right kusuka ekuqaleni nebhayibheli ukuthi owalinga indoda owesifazane
Stufuza hlala esitulweni cc uzogula ❤❤❤ingase uphumle ngoku yhuuu
This belongs to the streets.starada nje bhuti iya hlala khona skhohlakali 😢
Never betray ur blood for stranger's this episode iyangidina kakhulu 😢
Welcome back Stufuza. Hhayi asithi ususesigqikini sika Memmelo ngoba usevele wawenza ngokwethembeka umsebenzi wakho. Siyathemba nawe njengo Mphathi wakhe u proud ngendlela awenza kahle ngakhona umsebenzi.
Waze wanentliziyo embi bhuti. Uyakondla ubafo wakho kodwa wena umdla izithende nale ntombi eziphethe kabi sies😮
Mntaka mah phuma kulamanyala azobulala umndeni , umfowenu ukupha impilo wena udla esitsheni sakhe, ingane kama wakho le izalwa uyihlo musa mntanekhehla ukuchitha umuzi we khehla ngomuntu wokuhamba ongenaso isimilo. Bekuzoba kuhle ukuthi uvuza umfowenu nawe ungekho kulobunuku, uyahleka engathi inhle into oyeza kugazi.
Akaphilanga ekhanda lobhuti Crc ngeke wenze into enjengaleyo kuy Gazi lakho uphilile kahle
GBV will never end I'm telling you
Stufuza sami kodwa sthandwa yakhula kodwa mkhwenyana wami sesijahe afike emhlabeni ngiganwe ❤️🥰
Stufuza mtaka sis wam abaknike a chair to support your back nkos yam ungaze uguliswe iback ivele isindwa unana❤
Nezinyawo njr ziyavuvuka bakith
Welcome back Stufuza
Kunzima shemu ukwenziwa islima umfenu kunzima kakhulu
💔💔💔
South Africa yooo.ayakhula amahlazo ezweni
Iyahleka nje insizwa ayikhombisi nje ukuzisola
😢😢Ubhidlika kanjenake umndeni kufiwe kubhidlike yonkinto emndenini lomjita akasiyo indoda ivaka nje elingakwazi ukushela ubushimane lobu.... ngiwuye bengingeke ngenze lento kumfwethu
💔💔💔
Washo u MC Menzisto wathi sesiphila eskhathini semfebo asivumeni nje.
Indoda nendoda ayibe nembazo endlini 🤞🤞🤞🤞
Aysuk wen sduphunga senja ,unjn munjena haw wiiiii uyinja yoooooo
😂😂😂😂😂 wazi susa izinkulumo
Ukhuluma izimfihlo ungacabanganga nokuthi uzolalaphi ubuswa uthando nomona
Uyadakwa nje wena
Emhlabeni amanyala sesihamba phezu kwawo hawuuu
No comment. Eyi bakwethu abantu besmame banamandla kunathi beslisa. Batakwazi ujukuyenga ngisho beshadile. Kodqa ma usaba unkulunkulu uyabaleka ngoba unembeza wakho uyaphila. Nakhu intombazana yayengqa umyeni kadadewabo yabaleka kanti isizithwele. Lona bekumnandi akananembeza akamsabi unkulunkulu. Isono sokuthethelelwa ukwethuka ubaleke lokho kuyaxolelwa. Kodwa lokhu kokuhleka udelele usho nokuthi umfwenu akathandwa isithandwa sakhe uphinde uthi ma ingane kuheyakho komele ize kuwe eyi ngampela awubazi abantu.
Umhlaba ujikela obaqwe kuyokuqoqa ukuhlwa. Kwamswbenzi akusamele uwuthole sekumele uhlupheke uze ufe ngoba uyadelela futhi udelela thina balandeli be BLAQLIFE TV.
Asizwani nokungcola. Hlampenje usebenzisa imithi emibi eyenza amantombazane asangane. Ayikho nalento oyishoyo ukuthi akathandwa umfowenu kodwa wamfica ethandana nanolwazi ndini. Wena uzoyikhotha imbemge yomile.
Uze uthi ubuya mgisho endlini yentombi kamfowenu sishimane ndini ungcolile shame. Uhumbulali nami ungibulelenje kuthi angithathe isarha lensimbi ngikufune ngikuthole ngikusarhe itotolozi neyndebe zomlomo wakho lona okhuluma ngawo.
You don't deserves forgiveness ngoba unama kabi
❤❤ welcome back stufza ungabusahamba 🎉
Kunezinto abadala bathi azikhulunywa, ezazimbozwa zihlale kanjalo zingavulwa. Ngoba owesifazane, umhlaba nemfuyo kukhipha izidumbu.
Men their wicked side is Women n Women their wickedside is money ,hayi shem n bayamthanda umfazi olala nabantu baninzi ,bamthandi mtu oziphethe kakuhle ,muthandu bhuti wakho yeka lee ntombazana ,sis manyala.
Amasimba njer lawo mfana mele umtshele njer umfowenu ukuthi lengane isakathi ayimthandi bese uyayiyeka nawe😮
Ezinye izinto ayizizo zothethwa kufuneka uyongena nayo engcwabeni
Uyahleka ngani into oyiyenze kum,fowenu ihle. Ulihlazo bruu
Eyi😢iyazisola kona le nsizwa madoda
Loooool kwaphela ukugigitheka. Hamba uyoba wuNyaope😅
Manje ubucabanga ukuthi uzothi Gazi ngiyabonga ngokungitshela iqiniso nihlanya bobabini nesosfebe sakho
Yizaaaa naaaaaaaaaazo
Yhooo ubufebe obunje uwumbulali nolwazi abantwa bombtu
Nibolile phuuu naye umunt womfwenu okungowakho futh nawe uyinto yenhlamvu wena uphula inhliziyo yegazi lakho kanjena ngapha udla yena uchama yena ubhosha yena jikjik udla umfaz wakhe😢😢😢
Yizanazo haa mfo imbie le ndaba uyitshoyo utshukuthi ungambulala umfo wakho uyi killer ka hlekahle
Ezinye imfihlo azivezwa impela Ufa nazo
siyabonga umase ubuyile ❤❤❤
Awuuu kodwa bafo..Waze wayivumela into embi ke kubhuti wakho..😭😭😱
Yhoo kodwa bhuti waze wambulala mfowenu kodwa ngibonga kona ukuthi ugcine umazisile ngaloludaba ngaze amlobole untombozana lo hope 1day uyakukuxolela kulesenzo sakho
Uyinja wemfana🤧 rhaaaaaaa
Ba4. Urongi kakhulu ayikho inhlambuluko kulento ubhendile kakhulu inyoka ihluphalana ukuyifuya umaseyizo ukufundumala bese ifuna ukudlawena
HI STUFU KUYABANDA I HOPE YOU ARE WARM ENOUGH DEAR😊
Awu umfowenu wenzi ❤ kufanele nje aqede ngani abantu abanjengani abafuneki lapha kulomhlaba
Intobhazana izobangela kuchitheke igazi labantu abaphuma esibeletweni esinye sendisuka apho umntakwe2 esolamanyayo funintobi yam wabengahlali ekhaya wakhulela kulomama yathi intombi kutheninje ufana nomntuwam ubongani wathi u brother andimazilomntu 😢 ndabendiphangela mna dibuyange of ndababona boy2
Ayyy angikholwa le angaz kanjani... Kodwa ngiyahluleka.
Ayi winja wena shlama