Indumezulu yomkhehlo kaThandeka Biyela ,ekhehlwa indodana yeNkosi yakwa Zungu kwaMadlebe

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 5 сен 2024

Комментарии • 53

  • @nomfundomanqele7211
    @nomfundomanqele7211 2 месяца назад +1

    Wamuhle umcimbi.....lilililili 🔥🔥🔥🔥🔥♥️❣️🙏

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 4 месяца назад +3

    Mh-- kushuthi umkhehlo lona sekuzoba nencindezi umuntu mayewenza ngoba kulezinsuku hhayi kuvele umuntu anikwe umcebo wangunaphakade bukhoma isoso alisabenzi
    Exceptional mfwethu indlela owenze ngayo introduction isezingeni futhi kuyasho ukuthi lento eyenzeka lana uyayazi iyinxenye yesiko lakho🤏🤏🤏

    • @khulekanisibusiso859
      @khulekanisibusiso859 4 месяца назад +1

      Mfoethu makhulu amagama akho

    • @theanonymoustrader6852
      @theanonymoustrader6852 3 месяца назад

      Kunzima ngampela,abanye bayobuya ngamaphupho sebengasekho befuna ukukhehlwa bashayelwe indishi.

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l 4 месяца назад +2

    Siyabonga Manzini ukuba ukhethe yakithi koMvundlana

  • @khulekanisibusiso859
    @khulekanisibusiso859 4 месяца назад +6

    Hhay mihle impela imikhehlo kodwa ngathi sekokhehla omtakabani makunje ngeke nje ngisuke ngiwuxubha agwinye ngithi ngiyokhehla no money 😅

    • @kamaveetv
      @kamaveetv 4 месяца назад +1

      Uqinisile khehla sekuyindlela yokuveza ukuthi lapha oya kunjani iyaphela lena yokuthi awuthunyelwa gundane igundane yiyo imali lena mfwethu 😂😂

    • @siyabongawisemankhathi4640
      @siyabongawisemankhathi4640 3 месяца назад

      Asenze ngendlela elingana namandla ethu bafethu ngoba ngale kwaloko sizoba nezikweletu emabhange esiyozikhokha size sife😂😂😂😂

    • @khulekanisibusiso859
      @khulekanisibusiso859 3 месяца назад

      Injalo nje mfoethu

  • @lungiegcumisa4405
    @lungiegcumisa4405 4 месяца назад +1

    kuhle kakhulu sengibone neyakithi inkosi 🔥🔥🔥🔥

  • @sthembisodube9464
    @sthembisodube9464 4 месяца назад

    hai bekukuhle impela siyabonga NHLAKA PRODUCTIONS

  • @user-wf5tx1kr6v
    @user-wf5tx1kr6v 4 месяца назад

    Yayinhle into ka Thandeka, hhayi abanye abantu babusiswe shame ❤

  • @phumelelempume2924
    @phumelelempume2924 4 месяца назад

    Uthathe kahle sbrari wethu eMgazin 🙏🙏🙌🤗🤗🤗🤗🤗🤝🤪🥰

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l 4 месяца назад +1

    Ngiyakhuleka elapho kuNdabezitha nkosi yakwaSanguye Biyela Obuka lo okhulelayo

  • @Nontobeko_Shangase
    @Nontobeko_Shangase 3 месяца назад

    beautiful

  • @ZakheNxele-dg7zo
    @ZakheNxele-dg7zo 4 месяца назад

    Halalaaaaaaa kwakuhle kwethu

  • @londymathonsi4813
    @londymathonsi4813 3 месяца назад

    Ay shidi mani uyntombi wena

  • @patricksiboniso3045
    @patricksiboniso3045 4 месяца назад

    Kuhle kundelile❤

  • @SiphilangezwiKhanyile-fx3lr
    @SiphilangezwiKhanyile-fx3lr 4 месяца назад

    Cha lo cc uyigqabele imali ngeke jooh

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela 4 месяца назад

    ahhh wavesan wavala ngoblanket sbari

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela 4 месяца назад

    mmmmm kwaze kwakuhle

  • @Ambrosempila
    @Ambrosempila 4 месяца назад

    Iphi inyosi.

  • @vuyoradebe292
    @vuyoradebe292 4 месяца назад

    Cha inhle into yethu mazulu

  • @bakoena82
    @bakoena82 4 месяца назад

    Kuhle lokhu😊.

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l 4 месяца назад

    Umtane nkosi ukhethe igazi lobukhosi wabakwa Biyela inzalo kaNdaba kaMageba KwaZulu kaMalandela

  • @phumemathaba8292
    @phumemathaba8292 4 месяца назад

    ❤❤❤

  • @zakhelendulini3835
    @zakhelendulini3835 4 месяца назад

    Manje ugadwa ngoba eyidodana yenkosi noma khona okunye ?

  • @thembimaseko9600
    @thembimaseko9600 4 месяца назад

    Bazokuthola bonke labantu lokudla.

  • @mthembisenimbatha-2124
    @mthembisenimbatha-2124 4 месяца назад +2

    NGENZE INTO ENHLE KANJE NGYIJONGO BESE UYAFEBA UMUNTU.NGENZENJANI?

    • @SnenhlanhlaPenelopeMzobe-kz7sy
      @SnenhlanhlaPenelopeMzobe-kz7sy 4 месяца назад +1

      😅😅

    • @mthembisenimbatha-2124
      @mthembisenimbatha-2124 4 месяца назад

      @@SnenhlanhlaPenelopeMzobe-kz7sy ????

    • @bongephiwazulu6373
      @bongephiwazulu6373 4 месяца назад +1

      ​@@mthembisenimbatha-2124😂😂😂 phela kmele umthembe ukuthi angeke akucheatele njengoba naye ekuthemba ukuthi angeke usalandela iziketi. Kodwake uma nisajola ama sign okuziphatha asuke ekhona yikho ukuthi siye singanaki

    • @mthembisenimbatha-2124
      @mthembisenimbatha-2124 4 месяца назад

      @@bongephiwazulu6373 NGYAKUZWA BUT UTHANDO LWAMANJE LUBANJWE INTAMBO KAKOTIN IMPELA.KUNZIMA

    • @bongephiwazulu6373
      @bongephiwazulu6373 4 месяца назад

      @@mthembisenimbatha-2124 umjolo has always been a risk futhi uyohlezi unjalo, akuna bullet proof vest uma udubuleka uyadubuleka ufe mawufa akekho owaziyo

  • @sivuyilemahamba7765
    @sivuyilemahamba7765 4 месяца назад +1

    Bantu bam base KZN khanindicacisele yintoni umkhehlo?

  • @MandlaKnowledge-cz3gg
    @MandlaKnowledge-cz3gg 4 месяца назад +1

    Wenziwa nini umkhehlo

    • @jeconiashangase9177
      @jeconiashangase9177 4 месяца назад +1

      Wenziwa uma sekuzoshadwa.Inkehli/isicholo asifakwa yintombi nje,kodwa sifwakwa umuntu osezyoshada.Izindlu zisafulelwa ngotshani umakoti wayesuke esengasika utshani abuhambise emzini ukuze kufulelwe indlu yakhe azofikela kuyo uma eseshada.Lemali yomkhehlo isiza naye ke umakoti akwazi ukuhlanganisa zonke izindleko zomshado.

    • @MandlaKnowledge-cz3gg
      @MandlaKnowledge-cz3gg 4 месяца назад +1

      @@jeconiashangase9177 umembeso nomkhehlo wehluke ngani cz thina ngakith enquthu asikhehli

    • @jeconiashangase9177
      @jeconiashangase9177 4 месяца назад

      @@MandlaKnowledge-cz3gg
      Oh yebo amanye amasiko ahamba ngokwezindawo.Thina ngapha eThekwini umembeso siwenza ube owokwembesa bonke obaba nomama bakamakoti ozalweni.Kithina ke kusuke kusazolandela umkhehlo lapho sezihubela sakusha.Kanti umembeso kithina awusiso isigaba esingasekugcineni kodwa ungasekuqaleni kokulobolisana

    • @MandlaKnowledge-cz3gg
      @MandlaKnowledge-cz3gg 4 месяца назад

      @@jeconiashangase9177 umbondo wona cz wesifazane usuke ezolanda umkhonto

  • @lufefendavuza8112
    @lufefendavuza8112 4 месяца назад

    Bendicelukbuza imali iye iye kumkhwenyana or kumakoti?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 4 месяца назад

    Congratulations, Ephesians 5:22-33.

  • @zubonemsimango3387
    @zubonemsimango3387 4 месяца назад

    Ivekaphi lento yemali?