ukuphupha ibhasi,noma ushayela imoto kusho ini ?

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 8 сен 2024
  • kule channel sichaza amaphupho nezibonakaliso esizilethelwa izithunywa zasezulwini noma ezabangasekho ngoba ulimi abalukhulumayo kumele silulalele silulandele futhi.

Комментарии • 912

  • @XoliXoli-yd3ti
    @XoliXoli-yd3ti 5 месяцев назад +4

    Syabonga sisi ngengcazelo,kusho ukuthin uphupha uqhuba egreen 4*4 inabantu ngaphakathi ongakaze ucokole nabo

  • @nomzamonomeva9146
    @nomzamonomeva9146 Год назад +2

    So clear Cc , siyabonga kodwa sengathi ungaschazela the meaning of ukuphupha imile phandle xa usiya kuyo inyamalele awazi ukuthi iyengaphi

  • @familylegacytradingandproj6788
    @familylegacytradingandproj6788 2 года назад +36

    Wooooowwww sisi I wish your channel can grow... you know how to explain shame... You just save me... thokoza.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад +4

      ngyabonga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад +3

      ngyabonga

    • @Mightytouch90
      @Mightytouch90 2 года назад

      She's the best indeed👌🏼

    • @zolekachemane2900
      @zolekachemane2900 2 года назад

      Sawubona cc ngiphuphe ngigibele ibhasi ngigqoke usambatho sesonto
      Engathi bengiya esontweni. Uma ngifika khona kuqhamuke umakoti wakithi engathi uphethe esakhe usambatho kodwa uyasibuyisela enkonzweni. Ngabuya ngiphuphe engathi ngiphethe I fosholo ngivukuza ngalo indlela ephuma esontweni kuvumbuke utshani obuluhlaza..

    • @suanenienabar1671
      @suanenienabar1671 Год назад

      Ma uphupha ugibele ibhayisikili phakakathi kwamanzi amahle

  • @MbalenhleNsuntsha
    @MbalenhleNsuntsha 2 месяца назад +1

    Syabonga cc ngiyayithola impendulo....uNkulunkulu akubusise

  • @teninamagagula410
    @teninamagagula410 Год назад +3

    Thank you dear for explaining these dreams. Ngiwaphuphile, actually I dream almost every day and sengi worried kutsi what's happening to me. Can please explain this one, I have see isiyalu (spring water) sicubuka e centre legceke lasekhaya saveral times.

  • @fezilengema-1266
    @fezilengema-1266 Год назад +2

    Amen ngingu fezile ngema bengicela ukubuza ukuthi uma uphupha umuntu othandana naye edakiwe exabana nomuntu wesifazane nam ngikhona kuleyo ndawo ngabe kusho ukuthin🙏

    • @producedbymshizakilla5357
      @producedbymshizakilla5357 6 месяцев назад

      Gogo.mauphupha.umuntu.olikhehla.elidala.ewela.ngemoto.emhlophe.emanzini.womgodi.omkhulu.aphakamise.isandla.akubhabhayise.kodwa.ukuthi.uphume.njani.awukwazi.kodwa.yena.angene.ngemoto.deep.down.ungabe.usambona.uvele.wethuke.uvuke.thokoza.gogo😢

  • @bhekanyembe8606
    @bhekanyembe8606 Год назад +3

    Hlengiwe ,ngiyabulisa ulusizo ezimpilweni zethu.Elinye lamaphupho angijwayele,ngishayela imoto(not sure of colour)ngingedwa phakathi igijima ukuthi ingishiye ibephambili kimi cishe ngo200metre,ize isithele kimi ingasalawuleki.Liyangikhathaza manje.

  • @carolmsimang6224
    @carolmsimang6224 Год назад +1

    Thokoza gogo🙏
    Ngiphuphe ngisolwandle ngibhukuda kungabinakali mhlaba owomile. Ngabona ishlahla ngaya kusho, khona olwandle. Ngaphansi kwaso bekungcolile kodwa ngakwazi ukucleaner ngaphaphama. Ngivamile ukuphupha ngisolwandle ngibhukuda futhi kungenabungozi

  • @gracemaruma4982
    @gracemaruma4982 2 года назад +11

    Thokoza Gogo: what does it means to dream been in the same house which belongs to your anemy. I am dreaming this house for some years and it comes in different pattern

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      ngicela ungifonele ungibuze ngalo leli phupho 061 400 7521

    • @buyinkosi5965
      @buyinkosi5965 Год назад

      @@hxmbotho3458 tnx

    • @chedzatshupeng2525
      @chedzatshupeng2525 Год назад

      @@hxmbotho3458 Thokoza Gogo ... jus found myself here... but konke loku uku qazayo ... ukhuluma ngami Gogo .... Ndibuya e Botswana kodwa okwa manje ngi hlala e JAPANE ... thokoza Gogo ... 💖💝

  • @hellenzungu
    @hellenzungu Год назад +1

    Sanibonani
    Siyabonga kakhulu ngencazelo ecace bha cha ngiyakuzwa mina
    Nginephupho elingikhathaze kakhulu ngiphuphe ngidutshulwa umuntu engithandana naye sengathi sise motweni kushayela yena isibhanu sila eceleni kwakhe kuthe ima imoto sehla wangidubula gavika nge bag ebengiyiphethe sengathi ngithi zizophrla inhlamvu wangishaya aphela kodwan yikho neyodwa engishayile ngaphaphama ngithukile 😭😭 kakhulu
    Ngicela incazelo sisi ngiyabonga 🙏

  • @misscblu
    @misscblu 2 года назад +4

    Ngiphuphe ngihamba nge Moto. I was driving, but my partner was in the passenger seat. And I'm driving this car la ekuhamba khona abantu and ihamba kabhlungu. We parked at what I think was a hospital, and it's like we were rushing for an appointment. On the way to the appointment my partner wants to take a short cut through the passages by jumping over the wall, but I tell him it won't work and ngemphela, when he tried to jump over he got stuck at the top, so I told him you've got to take the long way around. Then next thing an Indian man asks me for the time. I look at my phone and it's 17:45. The Indian man then says as long as it's after 16:45 you will find your mom. I think he was referring to my partners mom who is no longer with us. Then I woke up. Trying to understand what all the other details could mean.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад +4

      ngicela ungifonele ungibuze ngalo leli phupho 061 400 7521

    • @florencegoodgirl
      @florencegoodgirl Год назад +1

      @@hxmbotho3458 ukuphupha umu ekunika ukhiye bese uyadri

  • @user-vq9in5ug7w
    @user-vq9in5ug7w 5 месяцев назад

    Hawu washo ngayibona lentfo.Ngiphuphe ngehla kulebhasi ngobe ngkhohlwe imali endlini.Ngaphindze ngaphupha ngishayelelwa ngulomunye gogo lengikhonta naye esotfweni. Siyabonga inchazo cc.

  • @nokwandanoks1054
    @nokwandanoks1054 2 года назад +3

    Gogo ngiyethemba uyaphila nakungizibona ngisemotweni kababa wezingane kungathi siya ekhaya emakhaya ami sesikubhekile nje. Imoto ivele ingikhiphe angazi noma ngewind or sicabha bt ngizibone sengilengeL eweni elimbi ngibambelele ngokhula oluncaaaa.....ne engeke lusindise umuntu bt ngaasinda , nakhona lomgaqo ngiyawazi uflat awunawa uma ngibuya eweni angibange ngisangena ngithathe bag ngewindi ngahamba manje sekungathi ngakiwe ngigcwele omhlabathi ebomvu abantu bahamba bengihleka😪 siza Gogo ngaze ngakhathazeka èmoyeni?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      kusho ukuthi lomuntu wena ozama ukuphusha naye impilo uma ucabanga ukuthi uyogcina engumkhenyana oqotho kuwe nakubona akubonakali kanjalo kubona bakutshengisa ukuthi uyokushiya endleleni ngokukhulu ukushesha lokhu nabantu bayoxakeka ukuthi kwenzakaleni ,angixabanisi ngoba naye akakakwazi lokho ukuthi uyokwenza kodwa nje ungamutshela iphupho ukuthi axwaye okungase kunihlukanise angakwenzi ngoba usukhonjisiwe

    • @nokwandanoks1054
      @nokwandanoks1054 2 года назад

      @@hxmbotho3458
      Amen Gogo yena uwuye umkhwenyana BT akenzi kahle neze ngiyabonga nje ukuthi bayangikhombisa not kuthi bazongisusa ngokungilimaza kwande Gogo!🙏

  • @familylegacytradingandproj6788
    @familylegacytradingandproj6788 2 года назад +2

    Awuu waze wachaza kahle... ucinisile in everything you've said..👏👏👏 Siyabonga

  • @zinhlekhoza4892
    @zinhlekhoza4892 2 года назад +5

    Syabonga sisi for inchazelo. So clear and understandable. God bless you.
    Ngicela ichazelo. Ngiphuphe ngi driver imoto yemuntfu lengvana naye imnyama and yena bekahleli nasiswam ku back sit. Ngabeka brown coins ku door handle as I drove pass traffic cops. They (my passengers) seemed to know kutsi siyaphi but bangakhoni kahle kungi director but I'd navigate on my own n figure out the directions as I go.
    The dream changed to a place where i saw emathwasa on somewhat of a graduation day in a village I grew up in. The initiator told the ladies I was with that I ate 7 eggs in one sitting. We laughed n I denied ever doing that even though I knew it was true.
    Please explain what this dream means. Thank you 🙏♥️

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад +2

      kusho ukuthi wena musa ukuvumela abantu bakutshele ukuthi kumele wenzene ini ngoba lezinto abakutshela zona zizokufaka enkingeni nasezintweni zokungcola ngoba abazi kahle hle ngawe ukuthi ungumtwana wedlozi elifuna ugcine izinto zalo ngyabonga waze wamuhle ismile sakho sihle gogo kodwa lalela idlozi lakho futhi ukuba kuya ngedlozi lakho ngabe awunaye umuntu othandana naye njengamanje ngoba uyalingcolisa idlozi lakho ngyabonga

    • @tumelomotaung6106
      @tumelomotaung6106 2 года назад

      @@hxmbotho3458 ngcela ukbuza kusho ukthini ukphupha inkomo emhlophe izele endlelen eye khaya ino laka le nkomo inga funi udlule kuyo no mntwana wayo

    • @marilynnduna7765
      @marilynnduna7765 Год назад

      Ngiyabonga sisi mina ngiphuphe isihlobo sami ngomshado iyiso ongowesifazana nendodakazi yayo nemesis phezu kwethuna.Lo mama Keane kuwa ilihlo lingena ethuneni bayalikhangela nendodakazi yakhe.Isho ukuthini leyonto

    • @marilynnduna7765
      @marilynnduna7765 Год назад

      Ngiphuphe umamkhulu wezingane nendodakazi yakhe bephezu kwethuna kwawa ilihlo lakhe elilodwa lashona ethuneni bayasizana nendodakazi belikhangela enhlabathini.Liphela lapho iphupha lami.Ngicela incazelo gogo ungikhanyisele ukuthi kwenzakalani

  • @NkosikhonaNgubane-pi5be
    @NkosikhonaNgubane-pi5be 2 месяца назад +1

    Asbonge cc uma uphupha ulele mase kuba ngathi uyazi bhoshela kucazani angibonge

  • @blessinghuchu4101
    @blessinghuchu4101 2 года назад +3

    Siyabonga Sisi. Mina ngike ngaphupha ngingena emotweni emhlophe, mangithi ngyabheka, kwangena ubaba wami, osahamba emhlabeni, nomkhulu ozala yena ubaba, kanye nomunye umlisa wesithathu engingamazi. Uma bengena emotweni, ngivele ngazizwa ngijabulile, ngivikelekile, ukuthi abantu abadala bahamba nami. Ngavele nga-driva imoto sahamba kanjalo ke...And kulelo phupho, bengazi vele ukuthi labantu abantu abangasekho emhlabeni. Lingabe lichaza ukuthini leli phupho?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад +1

      bebekukhombisa ukuthikonke oba nakho yibona abakusizayo ukuthole okufisayo ,ngaleyo ndlela bafisa ubathathe ubakhuphule ubayise kwelinye izinga elithize nabo manje ngicela kube khona obenzela khona nje ongaba namandla akho njengoba ubagibelisile balicela kuwe nosizo oluzobayisa phambili nabo emndenini yabo nayo engasekho

    • @lihlegcinile2958
      @lihlegcinile2958 2 года назад

      Siyabonga sisi.mine ngiphuphe I bus lilayise abantu abaningi bagwele kakhulu lasuke lagicika kani lakhatsi kunengane yaskoni eluswane kuvele kwaphuma lona kucala lushayeke ekhanda kwaphuma ubucopho,ngalutsatsa ngalunika yena skoni alumikise sbhedlela,ngabona lapho sekuchamuka lomkhulu
      Umlilo ngakhe manti ngawucima kusho kutsini loko?

  • @CateSilinda
    @CateSilinda 3 месяца назад

    Siyabonga cc mine ngiphuphe ngishayela I ndiza ngabe kusho ukuthini🙏

  • @nomkhithas7752
    @nomkhithas7752 2 года назад +3

    Hi can you please cover ukuphupha itaxi. Sometimes xa ndizovuka in the morning ibengathi ndikhwele itaxi. I get scared ukuthi ingathi kanti bayandi use

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      061 400 7521 ngicela ungifonela ungibuze ngalo iphupho

  • @ndisohtamatiso1031
    @ndisohtamatiso1031 Год назад +4

    Fault information 😒

  • @zaneleradebe7863
    @zaneleradebe7863 10 месяцев назад

    Nkulunkulu akubusise dadewethu ungakuyeki okuphiwe amathongo akho qhubeka njalo nje usisize 👏👏

  • @ThobileMacaws
    @ThobileMacaws Год назад +1

    Camagu Sisi 👏🏾👏🏾!!
    Wow ndiyaqala nje ufika kule channel yakho namhlanje, wavele wa ndothuswa!
    Mna vele ndi hlushwa abantwa badala and incazelo yakho ye moto e yellow indothusile. Recently ndiphuphe ndi qhuba/shayela isports car esi yellow and kave it was on a high speed ngi hamba no mama wam ehleli ngaphambili. Ndithe xa ndithi ndiyamisa nje kancinci suka xa sesi qhubekeka athi yena she will drive- Sa hamba ke. Kodwa nje 2-3mins later samiswa ngama polisa and traffic officers kwathiwa ngiyaboshwa ngoba ndiye ndamvumela uba ashayeli moto hence ibinga sahambi kahle… ngakhala ke ngaxolisa ngathi ngizoithatha kuwe ngiqhubekeke - ngenza njalo ke nam- yaphinda futhi imoto yabaleka uya phambili.
    Now I understand ke some aspects zeli phupha, ngiyabonga kakhulu ❤️❤️!!

  • @mpumekhumalo905
    @mpumekhumalo905 2 года назад

    Thokoza gogo. Ngicazelo yaleliphupho. Ngiphuphe ngingena esigolweni engingasazi but ngath esomuntu wesfazane owumthandaz kodwa ubengekho ngaphakathi. Ngingene ngathatha umuthi ngaphuma ngayozigeza ngabuya kunenyama yenkukhu but eyesizulu kungamaphiko wodwa ngafike ngayidla. Thokoza gogo👃

  • @Nolwaziiiii
    @Nolwaziiiii Год назад

    Thokoza gogo, thank you do much for incazelo ,kuyazwakala kahle. Mina ngiphuphe imoto yami ebomvu beyintshontsha base bentshontsha nami. Ngavuka ngilwa ngimemeza. Ngicela ungiza gogo ngencazelo.

  • @lindiwemaphanga2888
    @lindiwemaphanga2888 Год назад

    Siyabonga cc ngikufisela nkoke Okuhle Mina ngiphupha I'm onto Yama phoyisa kodwa I drive ibosi yami kusho uthini thonkoza 🙏

  • @lihlemaqungo7527
    @lihlemaqungo7527 2 года назад

    Siyabonga Sisi ngencazelo. Nan ndicela incazelo. Mna ndinokuphupha imoto, kodwa everytime ndiyi driver kuhlala kubakhona ingozi. Noma kungabi yi ngozi enkulu kodwa njee andikaze ndi drive kahle. Sometime ngishayisa ezinye imoto.
    Sometimes ndikuphupha ingathi imoto leyo incane andikhoni ukungena kahle ndi drive kahle. Kodwa mina anginayo imoto and nokushayela angikwazi kahle. Ngicela incazelo ngizolinda. Ngiyabonga.

  • @LeonardNsele-wi6ge
    @LeonardNsele-wi6ge 11 месяцев назад

    Mambotho siyabonga ukusikhanyisela . Uma Ndlovu lona Kzn. Mina ngivamise ukuphupha ulwandle olugcwele kakhulu ngize ngingasakwazi nokubuyelemuva

  • @nellykwaza5590
    @nellykwaza5590 10 месяцев назад

    Sawubona Gogo,ngiphuphe ngihanjwa yizicabucabu emilenzeni okunye ngiphuphe ngigeza umzimba ugcwele ngamaphela mangiyolala ngithola umbhede ugcwele ngamaphela ngazama ukuwabulala ngaphuma embhedeni ngabaleka .Siza Gogo thokoza

  • @saffair1
    @saffair1 2 года назад +1

    Ngaze ngajabula ukuthola le channel , siyabonga kakhulu ngezincazelo , ngisacela ukubuza nali iphupho , kuchazani ukuphupha inyoka e black anombala o red engaboni emehlweni , Thokoza 👏

  • @qholisilenyandeni8649
    @qholisilenyandeni8649 2 года назад +1

    Siyabonga Gogo ngezincazelo zakho iyasizakala impela

  • @buyiswamokoena4249
    @buyiswamokoena4249 Год назад +1

    Woooooww 👏 Siyabonga Gogo 🙏🕯️ makukhanye kwi Chanel yakho entsha mabaphile abantu🙏

  • @casmacasma4441
    @casmacasma4441 2 года назад +1

    Syabonga kakhulu cc Hlengiwe Mina ngiphuphe ngiqghoke ischool uniform esiblack and white ngi driver ikhumbi emhlophe ngihamba ngezinyawo

  • @khayelihlecebekhulu7709
    @khayelihlecebekhulu7709 2 года назад +1

    Wamunhleeh sisi siyabongaaa ngeyincazelo zakho💖💖🙏🙏

  • @manelizabuhle8515
    @manelizabuhle8515 Год назад +1

    Siyabonga darly ngezincazelo kucacile
    Ngicela ukubuza ke ngiphuphe UCC eshayela Moto ebomnvu senyuka ntaba waseyama Phakathi nayo ntaba esehlile ethi uyochama Moto yahlehla nami yath isiyokhalakathela jikeni
    Kwafika mcabango Kimi osheshayo othi shayela lemoto Wena manje ngoba uzofa manje ngayibamb Moto ngayigxoba brik ngayijikisa stering yajika Khon yama wasewuth lomcabango Wena yakwazi ukuqhuba Moto uyibukan imoto izokubulala awuboni kuth bafun kukubulala wath ngaphind uzibukel phans yakwazi ukudriver wena

  • @ntombifuthimaphumulo9362
    @ntombifuthimaphumulo9362 Год назад

    Siyabonga makhi, ngiphuphe umuntu engijajela ngabese siyaxabana naye ukut kungan ekhumula phambili kwam

  • @AbrahamMzimelo-cj2rx
    @AbrahamMzimelo-cj2rx 19 дней назад

    Hi ngipupe ngibina indiza ipapa phezulu kwabanomuntu wesifaza wati yaiyibona lendiza ipezulu ngathi Yebo,wathi ngeyami yase lendiza kuphuma ezinye izindiza kuyo ezinengi kuyo ft cela kubuza ngabe kushoni yabnga🙏

  • @brianmokhutswane7117
    @brianmokhutswane7117 Год назад

    Siyabonga sisi izincazelo sekukaningi ngiphupha ngishayela imoto emhlophe ingabe kusho ukuthini

  • @zinhlengcamane5952
    @zinhlengcamane5952 2 года назад

    Siyabonga sisi kuyevakala ngedlela uchaza ngayo. Ngicela kubuta kuts kushoni kuphupha ugibele ikhumbi nemalunga emndeni kufike indawo ngehle nasisi wami sabantfu labatawiya edolobheni sihlukaniselane imali lapho besihamba khona bekumanti ngatsi kucedza Kuna. Ngiyabonga🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад +1

      bekubika into eyisifo esicushelwe umndeni wakho kodwa ngoba nigcine nehlile kuhle ngoba lokho kusho ukuphunyuka esithitheni

    • @zinhlengcamane5952
      @zinhlengcamane5952 2 года назад

      @@hxmbotho3458 ngiyabonga kakhulu 🙏

  • @user-vw4zz1sk4h
    @user-vw4zz1sk4h 7 месяцев назад +1

    Wow sisi waze waqhaza kahle siyabonga

  • @phindymakathando9911
    @phindymakathando9911 Год назад

    Syabonga ngencazelo. Ngicela ukubuza kuchazan ukuphupha uhamba ngemoto kukhona babawengane yam nabazali bakhe abangasekho...uma sesifike la siyakhona sihlike sonke bangene endlin mina ngisale ngaphandle

  • @alexchamane411
    @alexchamane411 7 месяцев назад

    Thikoza gogo,ngyabingelela.Ngiyibhungu ngimusha.Ngivuke nephupho ngishayele imoto emnyama ngathi eyamaphoyisa ngihamba ngesivinini.Kodwa la phakathi kukhona engizwana nabo phambili angibonanga kuthi uban engihlezi naye.Mangima ngathi Ngiyasebenza ebuphoyiseni emngaqweni ngibona abanye o baba engizwana nabo,ngizoza nabo ngicela bangifake emsebenzini,no mawami uyabancenga.Kulabobaba kuphendule ubaba engikhonza naye,athi,ukhona umsebenzi noma ungatheni kodwa kuyaphileka,Athi ngozo sebenzisana namasonto nezikole.liphela lapho. THOKOZA

  • @nhlanhlosnkutha5999
    @nhlanhlosnkutha5999 2 года назад

    Camagu. Ngiyabuya futhi nalo mbuzo,ngicela ukubuza ukuthi if uzizwa ngathi ugwinye iskhumba esinoboya(animal skin) futhi sime emphinjweni and nasesiswini. Ngenze njani, ngoba ngisho umuntu ephalaza dololo ukuphuma
    Thank you

  • @phumzilemagakwe7357
    @phumzilemagakwe7357 2 года назад +1

    Ngiyabingelela,Ngiphupha imoto eyikhumbi ngicelwa umuntu wesilsa ukuthi ngimgibeze uya kugym,uma egibela ngibone sekugibela abafana bebhola,phambili lemoto iphuke,ngokungafuni ukuduma bese umachenic ayilungise bese iyaduma,yase iphenduka isthuthuthu, kuqhamuke ugogo asithathe isthuthuthu,angene ku free way,bese ngiphaphame
    Ngiyabonga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      061 400 7521 fona khona sizoxoxa ngalo leli phupho

  • @PhyllisTitus-ng6iz
    @PhyllisTitus-ng6iz 10 месяцев назад

    Wow ngiyajabula ukuthula umuntu ochaza nalephupho. Ungathi ingakhula le channel yakho

  • @KhanyisileZuma-r9n
    @KhanyisileZuma-r9n Месяц назад

    Mmmmhhhh cc kwaze kwabuhlungu okwemoto emnyama ngiyiphuphe ngesonto eliphelile nje ngiyi driver 😢😢😢

  • @ZintlePete
    @ZintlePete 5 месяцев назад

    Unjani gogo yhooo wow ive been dreaming nami ngidriver nd its been happening but in my dreams i start ngokwazi ukudriver then ukuya ngesikhathi angisakhoni ukudriver or maybe driver then imonto ivele ishabalale but de current one i was able to drive ngaze ngafinyelela lana ngiyakhona but the surrounding yho kubanesiphithiphithi around people bafuna ukuthatha my car noma nje kube nabantu abafuna ukuthatha my car

  • @ThulaniNgema-ji3gw
    @ThulaniNgema-ji3gw 2 месяца назад

    Mama siyabonga kakhulu yazi khona engikucoshile ngiyaphupha ngezimoto ngingaqapheli sengonaka.siyabonga

  • @user-rh8rc4cr7i
    @user-rh8rc4cr7i 5 месяцев назад

    Siyabonga cc, kusho ukuthini ukuphupha umama wami ongasekho ngicela amakhekhe abebekwe etafuleni yena wanginika o R5 ababili

  • @fikileshabalala765
    @fikileshabalala765 2 года назад

    Siyabonga sisi ngezincazelo.Kusho ukthini ukuphupha ugqoke izingubo zamasotsha

    • @clementdlamini3426
      @clementdlamini3426 2 года назад

      Kushoni kuphuma undiza mawungmuntu kodwa undizela ngaphezulu kwama building

  • @ThatoNgcukwani-nf3lu
    @ThatoNgcukwani-nf3lu 2 месяца назад

    Siyabonga bengicela ukwazi Ukuphupha onopopi ono doli kusho ukuthini

  • @JohnSidu
    @JohnSidu 5 месяцев назад

    Yes Sisi ngiyabonga kakhulu ukuthi usungibonisile okuthize ngempiloyami,ngicela ubuza

  • @westlifenhlapo229
    @westlifenhlapo229 Год назад +1

    Thokoza gogo, I dreamed being in a white car but someone was driving. On the way she parked where the were selling roasted meat and pap. That's were I saw a sangoma. My daughter was following us driving a green car.

  • @charitytsela8932
    @charitytsela8932 Год назад

    Siyabonha kakhulu xem , mine ngicela kubuyela kuleye bhasi kodwa umbala angikawuboni ngiligibele lelibhasi liyagijima liyahamba , ngisote gogo ngiyabonga

  • @xulu6756
    @xulu6756 4 месяца назад

    😢😢it s true, ngake ngaphupha my primary teacher egibela i bus ligcwele kakhulu, ngathi ngifun ukuhamba naye wanginqabela wathi mangiye eskoleni wangipha uR2. I was 10 at the time but i knew somethin was off ngaleliphupho. Ngavuka eksen ngezwa kuthiwa ushonile

  • @luciateffu9608
    @luciateffu9608 2 года назад +2

    Thokoza gogo I saw it last post regarding dreaming buying new clothes , however I always dream given clothes or new shoes by my late mom or grandma it could be raining outside and dark but the moment the give me clothes or shoes immediately there's light in the house and the rain stops

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      can you please call me so i will explain it to you 061 400 7521

  • @PhilehGcwabe-cv7cc
    @PhilehGcwabe-cv7cc 4 месяца назад

    Syabonga cc mina sekukaningi ngiphupha ngihamba ngemoto made ishayisa noma kubengaty iyaginqika

  • @cubumolebatsi2972
    @cubumolebatsi2972 2 года назад

    Siyabonga nge ncazelo mina ngicela ukuchazelwa bandla Uma ngiphupha ingane yomfana encane ngiyiphethe kuchazani number 2 ngaphupha umzukulu wami enezinwele ezimhlophe lonke ikhanda ngiyabonga Uma ngipha chazelwa

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      061 400 7521 ngicela ukukuchazela ngefoni

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      061 400 7521 ngizokuchazela

  • @lindokuhlenicolendlovu7992
    @lindokuhlenicolendlovu7992 Год назад

    Siyabonga mama, mina nghleli ngphupha ngtshayela I bus

  • @phumiegs5198
    @phumiegs5198 2 года назад

    Ewuu sisi uphiwe salukazi akukho ngisho okukodwa okuphuma ecaleni uqonda nqo khuphuka salukazi esihle👏👏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      ngyabonga cc ngicela ukubuza ukuthi awukaze yini uhlushwe isitho sakho sangasese yini

    • @welleheminasasavona9334
      @welleheminasasavona9334 2 года назад

      Thanks for the explanation about dreams,I want to know what does it mean to dream 3 white private cars parked at home .

  • @thandiwemlangeni3702
    @thandiwemlangeni3702 2 года назад

    Siyabonga kakhulu ngendlela ocacisa ngayo. Mina ngaphupha umntwana wami edlula ngebhasi.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      kudinga ukuthi umthandazele kunqotshwe okubi

  • @AkhonaNasiphi
    @AkhonaNasiphi 5 месяцев назад

    Amen Gogo benahlekelwe ifoni bekunzima. Bt m bck now

  • @user-zi1mh5th4o
    @user-zi1mh5th4o 5 месяцев назад

    Syabonga wachaza kahle gogo,Uma uphupha niku line no dadewenu nize kumthandazi osebenza ngamanzi ngingene mina angithelele amanzi kuthi mase kumele kungene udadewethu bese esimisa ethi uyabuya

  • @pamelamjodo644
    @pamelamjodo644 2 года назад

    Thokoza Gogo celubuza xphupha ukhwela train ibe gcwele ngabantu kwamanye makhareji agcwele langasemva then uyofumana elinabantu abambalwa elisemva ko driver kutsho ukuthini👏👏🙏

  • @dorahmncube3813
    @dorahmncube3813 Год назад

    Siyabonga dadewethu unkulunkulu akubusise

  • @user-zj9jh2mp8n
    @user-zj9jh2mp8n Год назад

    Gogo unjan ngiphipha imoto ebomvu ngingedwa ngiyishayela mina ngishayela kahle emgwaqeni omahhadla onobhuqu bibuye ibe nenkinga ngizibone sengigibele I bickle nalo elimombala obovu ❤ngphinde ngibe semontwen same colour abantu bengibiza bemangala ngabe kuchazani...thokoza gogo

  • @apace3256
    @apace3256 Год назад +1

    Hi sisi.kusho ukuthini ukuphupha uwasha imoto ebovu. Thank you for creating this channel.

  • @mandisatyenge3639
    @mandisatyenge3639 2 года назад

    Yebo Sisi, ndicela ukubuza , ndiphuphe sisendlini enkulu(uronta) kungene inkomo ebomvu ,wonke umntu uyayoyika, uyabaleka.Ifike nje yema phambi kwam, yajika, yaphuma, ndothuka.

  • @zethembisogibson6839
    @zethembisogibson6839 2 года назад +1

    You are the best 🤝

  • @joylehobo6558
    @joylehobo6558 2 года назад

    Thokoza Gogo
    Mena ngi phupha ngi driver imoto kahle endleleni bese ukuya kwesikhathi Eya jika ehambe ku oncoming ngiya driver kahle kuyo e oncoming akuna moto engiyi shayisayo zonke ziyang dedela. Endleleni
    Thokoza gogo

  • @Nosiphoduluta
    @Nosiphoduluta 7 месяцев назад

    Siyabonga muntomdala ngike ngaphupha isangoma ebengisaya kuso Eze la engivakatshele Eze ngemota emnyama ngaphinda ngaphupha ngi drive imoto ered ngisiya endlini nginjalo ngi drive I was dizzy but ngifike endlini nginjalo and indlu yakhona ibinhle too much

  • @user-jh4dk9zr9x
    @user-jh4dk9zr9x Год назад

    Siyabonga cc ukuphupha ugibele ikhumbi

  • @nhlanhlaconco6171
    @nhlanhlaconco6171 2 года назад

    Ngiyabonga sisi uyishaye khona ungathi ungaphiwa amandla adlulele 🙏

  • @pasekamqinebe8693
    @pasekamqinebe8693 2 года назад +2

    I had a dream driving a car last night and it looked real..

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад +1

      061 400 7521 ngizochaza mawufona

  • @nonhlanhlamolefe-langa5100
    @nonhlanhlamolefe-langa5100 6 месяцев назад

    Siyabonga gogo sengimdala kodwa manje asemaningi amaphupho ayalakanyana mina ngicela inamba yakho

  • @promisemtolo7698
    @promisemtolo7698 2 года назад

    Thokoza gogo ngcel ukuchazelwa nghlushwa iphupho lemoto kube sength ngyoygibel egijima lento ethusayo kodwa ngigcina ngingagibelanga emvakwalokho ngbe sengihamba endawen enamanzi acwebile notshani obugreen konke nezhlahla zakhon ngaze ngawela ngaphesheya lakunemizi khona abantu balpho benjabulela ukungbona bengingcoma ubuhle amen

  • @user-qd8pr8tl7d
    @user-qd8pr8tl7d 2 месяца назад

    Thokoza gogo❤

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior835 2 года назад

    Syabonga ngamavidoe....ngicela ukubuza ukuphupha ugibele nom uDriver imoto Bese iyashayisa kunga limali muntu ngyabonga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      kusho ukuthi ukhonjiswa ukuthi okwenzayo kuyalunga kubuye kume ngoba kunezitha noma ungaqondi kahle ukthi kumele wenzeni ngoba unabantu eduze kwakho abangakutsheli iqiniso elizokusiza uye phambili kodwa niyaphila khona kunjalo nabo labo bantu kanti bukisisa into oyitshelwa ohambisana nabo empilweni ukuze uzoyaphambili usebenzisa ummbono wakho owuthembayo ngoba ngeke wena uzifisele okubi ngawe kodwa uyozifisela okuhle ikonake lokho okumele ukwenze kuyokwenzeka

  • @thusi-bl1et
    @thusi-bl1et Год назад

    Ngiyabonga Sisi wangixazululela inkinga ca Sisi mina ngiphupha ngishayela kodwa lemoto iyahlehla ayiyi phambi kodwa mina inhloso yami ngifuna iye phambili kodwa ivele hlehle ngemuva ngiyabonga ngizozwa impendulo from mr Thusi

    • @user-tj1kn9gb9v
      @user-tj1kn9gb9v Месяц назад

      Usuke bekubonisa abantu abadala uba ku nabantu ababuyisela impilo yakho emuva akumele iphinde emuva kumele iyephambili

  • @RaymondOLIPHANT-lv2nd
    @RaymondOLIPHANT-lv2nd Год назад

    Thokoza Gogo, Umauphupha ushayela imotorbike kushi ini gogo.

  • @ndilekamatangana3188
    @ndilekamatangana3188 2 года назад

    Amen gogo sacela ukubuza kuchazani ukuphupha ubanjwa amapara

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      ngicela ukukuchazela ngefoni 061 400 7521

  • @khanyidube2247
    @khanyidube2247 2 года назад

    Thokoza my sister. Uma uphupha imoto eyivan I browm sengathi uqeda ukuyithenga uyilanda e garage la uyithenge khona kunomuntu oyibukayo ekujabulisa (appreciating

  • @ethelkhumalo5514
    @ethelkhumalo5514 2 года назад

    Thokoza gogo ,mina ngiphuphe ibus limile ngapha ngasemuva kwalo lembathiswe ngengubo eyiblue edark kungani kubaswe umlilo but bengibona intuthu ngikhuluma nje labantu ngithi intuthu le isigcolise lengubo and ngiyibona leyablanket ingcwele insizi ,and besimi ngemva kwebhasi ,siza bo gogo ngabe kitshoni, ngiyabonga

  • @nobanturabotapi6262
    @nobanturabotapi6262 Год назад

    Siyabonga sawubona gogo ngencazelo yiqiniso

  • @kwaninikwanini359
    @kwaninikwanini359 10 месяцев назад

    Thokoza Gogo... Xa uphupha imotor entle emhlophe idlula kuwe ungekho phakathi kuyo.

  • @solethunkosi6624
    @solethunkosi6624 2 года назад

    Thokoza Gogo. Siyabinga izincazelo. Ngabe kusho ukuthini ukuphupha ngithenge ibakkie lama ford ranger ibi gold/yellow ngihamba ngayo ngingedwa kodwa futhi ngingakholwa ngicabanga nokuyiphindisela emuva ngithathe imoto yami engi trade-in ngayo. Ngiyabonga incazelo!

    • @nuenxumalo4139
      @nuenxumalo4139 2 года назад

      Amen gogo ngcela ukubuza ukuphupha uthi udriver imoto emhlophe igolf kodwa ivede ihlehle Uma ufaka igiya eliyaphambii yona ireverse eceleni kukhona ebengihamba naye nengane ngemuva kuthe kusanjalo yavinjwa amaphoyisa angangibopha kodwa angdedela aybona ukuthi imoto iyona Enenkinga,ngize ngaphuma mina kwangena ikhaladi layitestdriver yaduma Yaya phambili kodwa amagiya ayo abeqinile

  • @asandab1193
    @asandab1193 Год назад

    thokoza Gogo, mina ngiphuhe ngise bhasini umlungu engike ngimbone Kwama movie wangnika ingane emekade eynikezwe ugogo womlungu ngayphatha ingane ngathi sengimbuyisela Yona ingane yavele yakhala yangbamba yangafuna ukubuyela kuye umlungu .mengkade ngimile ngedwa ebhasini abanye behleli phans ngyabonga.

  • @ThandekaHlangu
    @ThandekaHlangu 2 месяца назад

    Mina ngicela ukubuza ukuthi Uma uphakathi ebhasini nomuntu wakho ephethe irice ebese ekubambisa indwangu nayebayibambe bese eilithela kulendwangu bese liyachitheka ngakuwena kancane bese ethatha indust pan alibuthe lonke ekubuka emoyizela .ngicela ningihlaziyele

  • @mabotwanesecuritywesternca6516
    @mabotwanesecuritywesternca6516 2 года назад +2

    Uma uphupha indle

  • @PumzaManundu-sk2fj
    @PumzaManundu-sk2fj 2 месяца назад

    Gogo ndicela ukubuza ukuba uphuphe iinduku ephuma emanzini esilver

  • @nkosikhonantombela6254
    @nkosikhonantombela6254 2 года назад

    Wachaza kahle gogo. Ngicela ukubuza ngivuka nephupho ngiphupha ngifake amasimba ekhukhwini ngiwasonge ngephepha. Bese ngithimula ngithi ngikhipha i t/ paper ekhukhwini kuphume le enamasimba ngiyihlikihle phansi kuze kugcine kungasabonakali ukuthi amasimba lawa. Bese ngikhipha enye ngifinye ngayo. Thanks gogo ngizolalela emsakazweni

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 года назад

      kusho isichitho ohamba naso kuwe emzimbeni wakho

  • @portiaXamlana
    @portiaXamlana 24 дня назад

    Sawubona gogo ngiphupha ingane kamakhelwane ishayela I bhasi

  • @SabeloNgwenya-ug9bd
    @SabeloNgwenya-ug9bd 4 месяца назад

    Mmm ngiyakuzwa gogo yabonga

  • @BuyiXaba-eg2sn
    @BuyiXaba-eg2sn 4 месяца назад

    Amen gogo siyabonga

  • @user-tc7if8lt4p
    @user-tc7if8lt4p 5 месяцев назад

    Thanks,ncela ukubuza,uma phupha u ndiza noma u sweema e moyeni, kusho ukuthini 🙏 please 🙏 thanks

  • @kkmlekelelikhumalo1931
    @kkmlekelelikhumalo1931 2 года назад

    Makhosi ngiyabingelela. Ukuphupha umfula kunenhlanzi enkulu ephakathi lapho. Ngidlula kuloyomfula ngiphethe izimpahla engathi ngiyozishisa angisazidingi kebe nomunut engihamba naye ngibhale igama lakhe nesbongo kulencwadi ebengiphethe. Ngiyabonga

    • @user-tj1kn9gb9v
      @user-tj1kn9gb9v Месяц назад

      Ukuphupha umfula kunefishi kusho intlahla enkulu ku shukuthi ngoku uphethe nencwadi oyibhalile uyobonga ububonga leyontlahla bakunikeza yona abantu abadala

  • @user-oe9bd3gl1e
    @user-oe9bd3gl1e Год назад

    Thokoza gogo siyabonga incazelo ❤❤❤❤

  • @sindiswangubo2785
    @sindiswangubo2785 2 года назад +1

    Cc wam unesneke ngabalandeli bakho . iNkos kbusise 🤞🔥🔥🔥❤️❤️❤️

  • @janebaloyi745
    @janebaloyi745 2 года назад

    Waze wachaza Kahle Sisi ngikufisela impumelelo uyakwazi ukuchaza amaphuphpo kufala ngifuna umuntu ozongichazela lephupho kodwa bebangachazi ngendlela okuyiyona Siyabonga

  • @MlungisiMasondo-kw7nr
    @MlungisiMasondo-kw7nr 3 месяца назад

    Uyajikeleza kakhulu mama

  • @user-ps7vd3ru8l
    @user-ps7vd3ru8l 11 месяцев назад

    Sawbona cc bengicela ukubuza ngiphuphe sengath ngaphezulu kwekhanda lami kunesihlahla esi green sihambisana nam kanjenge ambrela bt sigcine sesisondele ekhand njengesi gqoko sesiqala nokungisitha