Mina i always dream driving a car an i cant controll it, the pedals are too far from my feet. I cant break. Ihamba leee kude nam iya speed, angisayibon nokuyibona, but yim oshayelayo
Thokoza gogo...mina ngiphuphe ngi driver imoto ngespeed ngaze nga driver ku fastlane ngabashiya abanye be driva kancane mangithi ngiyabuka lapha phambili kunama truck aneymoto aqamulayo kudwa i managed to stop the car in time
Mina ngaphupha ngemoto emhlophe convertible car but bengihamba nabantu ngihamba ngima endleleni while ngiphuma lapho ngiqhashe khona, then yesterday night ngiphuphe ngi driver classic car BMW 325! Kodwa bengigijima FREEWAY and besihamba si 2 emotweni kodwa i couldnt see the person next to me kodwa bekubukeka njengomuntu engimaziyo.
Siyabonga Gogo, we appreciate you
🎉kusho ukuthini ukuphipha uhamba nge moto.ngehle emotweni ngihamba nomtwana wami.sithe uma sibuya sathola kune phara emuva kwe sit.ngalikhipha ngalicosha.kwavela omunye usisi ecela I lift
Seeing iphara ephushweni its your ancestors
Thokoza gogo nami nginoku phupha ngishayela kodwa kube Ngathi ngiya speed bese kube ngazuthi ngihamba kancane❤❤❤
There's things that you do well and those that you drag your feet
Maybaleka motor? 😅
Thokoza gogo waze waybeka kahle ngitha uma uthi "it your journey awakwazi ukuzwa ngabanye abantu or ukuncika kubantu"ngohambo lwakho ngemoto yakho👏
Emakhosini
Thokoza gogo ngivuke nephupho ngibele imoto ngiyi drive kodwa ayidumi iyahambha emhlophe iveni ngafake imphadla kodwa ayidumi ngaze ngayibeka ngayiyeka ngoba ayidumi kodwa iyahambha ngixakekile la ngaphandle nkwayo kunabantu ngaphandle nkwayo kodwa bayaxoxa ngingezwa bathini abantu engibaziyo abasizi ukuthi why ingadumi nginyakazise isikhiye lutho ukuduma iyahambha yona ngencela impendulo gogo ❤
Thokoza gogo. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ugibele ingulube enamakhanda amabili. Ayinalo ingemumva.
Thokoza gogo ,mina ngiphuphe ngishayela imoto ,and lemoto iyagijima kakhulu ihamba I uye ifune ukuphuma emgwaqeni but ngibuye ngiyi control ibuyele emgwaqeni
You must slow down in your journey or stop ukuhlola kakhulu
Thokoza gogo I dream today ngphupha imoto I Chevrolet ebomvu ❤bihamba kahle ngingedwa kuyo bt bekthiwa eka mama lapho angikwaz noku draver angnayo ne lacence kodwa bibuye ibe nenkinga ngizibone sengishova I bickle elibovu nalo engath abantu bayangibuka umngwaqo ebengihamba kuwo bumahhadla unobhuqu kodwa bekuhambeka😊ngivuke ngijabulile
ngyabonga gogo mina nje ngiliphuphile leliphupho bekungathi khona ebengihamba naye sangena emotweni silinde umuntu ozoshayela ugcine ethe akasezi ngavele ngacasuku ngathi unamnga lo thina soya la esifuna ukuya khona ngenhlanhla ukhiye ubukhona ngavele ngane emotweni ngashayela kodwa angikaze ngashayela.
Thokoza gogo ngicela kubuza mgangabe phupha Gibele mbongolo kuchazani
Thokoza gogo
Cha waze waybeka kahle kakhulu. Ngaze ngaqondisisa kahle.thokoza
Camagu
Thokoza gogo Mina ngiphuphe ngishayela imoto ngithe mangiqedu uku overtaker iBmW ebomvu ibishayelwa ngama China ngacishe ngawa nemoto kodwa ngazama ukuyi controller kodwa yaphuma egaqweni ingasasebenzi.ngicela ungisize gogo
Thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphupha ushayela yona imoto kodwa kunomuntu oseceleni kwakho nomunye ongemuva. Ngabe kuchazani. Ngiyabonga
Gogo omhlophe, imoto eyi SUV eGold.
Thokoza gogo . Ndingumntu ofuna umsebenzi wokuDriver lamatruck and ndiphupha ndiwDriver time and again
Sicela uhlale odaben . Cz liyaphela idata silalele indaba yeskipha. Haybo. 😭😭😭😭
Thokoza gogo mina ngiphuphe ngigibele imoto egijimayo..kodwa bekungashayeli mina bekushayela ubaba wengane yami
Mina i always dream driving a car an i cant controll it, the pedals are too far from my feet. I cant break. Ihamba leee kude nam iya speed, angisayibon nokuyibona, but yim oshayelayo
Yho mee to
Thokoza gogo ngiphuphe kudriver umzala wami kodwa imoto eyami, kwabuye kwadriver mina imoto igcwele kakhulu, izingane nezimpahla ngingakhoni nokushintsha ama gear, ya reverse ngingakhoni ukuyibamba i was busy pulling the handbreak kodwa yahlehla igijima.
There's a lot of and noise around you. You need to let go of your past, pain and hurt you went through in order to travel your journey
@@GogoMahlabahlabane Thank you so much God bless you...
Molwen Gogo ngicela ukubuza ngicela ukubuza ngiphuphe ngigibele imoto iqhutshwa umfiwethu mangehla ngabhatala kuye ngo 20r
Thokoza gogo ......mina ngphuphe ngshayela imoto kodwa angnayo ilicence so ngbone amaphoyisa ngjike uma ngjika angsakwaz ukuyimisa kube khona ongshayela ibuttoon uSTOP uma ethi uyanglawula ukuth angshone ngaphi nhvele nghambe endaweni encane elibridge ngath ngzophoseka
Thokoza gogo ngicela ukbuza if uphuphe ừ colleague wakho ethenge imoto emhlophe n uhamba naye indlela agijima ngayo awukho happy ngayo cz umgwaqo unapotols, abese eyama then kube ngathi ngi adjust ispeed kuchaza ukthin?
Thokoza gogo kushoni ukuphupha uhamba phezu kwamanzi kodwa besokungathi amaice
Bengingedwa Gogo ngiyiphuce omunye efuna ukuyishayisa ngayidriver yahamba kamnandi ngaze ngayofika ekhaya
Camagu gogo ukuphupha uvula okanye ushumayela kusho ukuthini
Thokoza gogo . Ngyabonga sengbhlelekile uphusheni lami . Ngoba vele ngivuke nalo leli lokushayela imoto ( truck) ngyabonga
Thokoza gogo ngyabonga kakhulu ngale video ngivuka naleliphupho ngidriver imoto ngesandla esisodwa ngiyaphuthuma. Bengi worried ukuthi why manje sengiphupha ngidriver. Thokoza gogo Nkosi ikubusise ube nosuku oluhle
Thokoza gogo ngiphuphe unyoka yasensimini noma angithi umsundu omkhulu kuchazani
Mna ndikhe ndaphuma ishayelwa ngumfana wam bt i speed sayo khange ndisithande ndiye ndehla ndalandela ngenyawo noba kushoni
Thokoza gogo ngiphuphe umntanami eshayela imoto yobhuti engihlekisana naye igijima imoto but eshayela kahle.
Bengishayela ngidilivile ngiphethe nokhiye bayo kwikia
Thokoza gogo👏. Kucha ukthini ukuphupha ushayela ibhasi?
Thokoza Gogo nami ngivuke nephupho ngidriver imoto e gold igusheshe kuthe senginyuka intaba ngahluleka ukunyuka ngacela umngani wami ukuthi a drive uthe ezama ukufaka ukhiye wathi akuwona ukhiye walenoto lokhoye owe Audi ngaphapha sengithi angiwubuyisele ngolando oyiwo manje ngididekile
Thokoza gogo Mina ngiphuphe ngi driver then I was hijacked then network fails mangith ngifonela tracker kuchazan
Your on the wrong path and your connection with your ancestors is not strong. Isithunywa sakho speaks to you but for some reason you can't hear them
Thokoza gogo...mina ngiphuphe ngi driver imoto ngespeed ngaze nga driver ku fastlane ngabashiya abanye be driva kancane mangithi ngiyabuka lapha phambili kunama truck aneymoto aqamulayo kudwa i managed to stop the car in time
@@GogoMahlabahlabane thokoza👏
Senzeni ngeskipha manje nkosi yami
Nguabonga gogo
Kuphapha uyebhelwa imoto
I just made a video answering your question
Ukuphupha ubona inyoka ihamba ku door frame ubusuyibona ilele eduze kwakho uphinde uphuphe subona inyoka seziningi yini gogo
Mina ngaphupha ngemoto emhlophe convertible car but bengihamba nabantu ngihamba ngima endleleni while ngiphuma lapho ngiqhashe khona, then yesterday night ngiphuphe ngi driver classic car BMW 325! Kodwa bengigijima FREEWAY and besihamba si 2 emotweni kodwa i couldnt see the person next to me kodwa bekubukeka njengomuntu engimaziyo.
Thokoza gogo ,ngiphuphe ngi driver imoto ibihamba nje kahle however it was black in colour
Ngabe kuchazan ukuphupha ushayela ugandaganda
Kusho ukuthi mawu phupha u felwa imoto edleli?
❤
Ngyabonga
Ukuphupha umuntu we sifazane a drive imoto
Ngicela ukubuza if uphupha udriver but iloose control twice same thing kuphela amabreaks
Thokoza Gogo, Ngiphuphe Unkosikazi eshayela BMW and we were singing while we were opening the gate for her but the car was driving on reverse.
We mtanami just go straight to the point uyasilahl isihloko ngane yam chazel umuntu leyonto oyikhulumile
Thokoza gogo igama ngingu Amanda M mina ngiphuphe engathi ngivuka ekuseni ekhaya oCc bam ba clean mara baclean I bed room yethu kuphela and bese kuyima nginaka umehluko la kulendlu bashintshe indlela umbhede wam uma ngakhona nabo Bafaka eyabo kwangathui khona indlu kwakuyi room langaphandle laditshizwa kodwa manjr ngikulona and nalo linemibhede elungisiwe mithathu yona empeleni seywditshizwa lendlu eyodwa kodwa mina ngiyiphuphe khona
Thokoza gogo
Gogo ngiphuphe ngi driver i private car e white khona la e loose control then ngayibuyisela kwi lane eright
Thokoza cela ukbuza kuchazani ukuphupha ushiywa imoto uymisa abaphakathi bengabonanga kuthi uymisile bekwi van elimhlophe
Uphupha ushaya imoto endaweni eyehlayo kakhulu uya kwi girl friend yakho kushuthini
Celukubuza futhi ukuphupha izincwadi kodwa kungathi ngama page ambalwa nje
Ungumlungu yini likhona yini lidloti lelikhuluma singisi
Masingakhohlwa ukuthi ufundisa abantu aba different kunabantu abangasizwa isi Zulu, isingisi si accommodator wonke umuntu.
Thokoza gogo yini ukuphupha unqunu
OH wow mine was new and nginikwe ukhuluwami ongasekho emhlabeni ejabule anginalicense can't even drive 😑
Mna I dream my late father was driving the car and I was with him it was a bakkie
It's a good dream. It shows your father (an ancestor) was leading you and now pay attention to the path he wants you to take
Ukhuluma kakhulu gogo hlala endabeni once
🙏
Thokoza gogo ngaphupha driver imoto encane ered ngihamba boyfriend yami ihleli next to me ngiyigijimisa kakhulu gogo masifika ngaphambili nansi ibig tuck ngingasaz ukuthi ngidlule kanjan but boyfriend yangisiza ngadlula lapho saqhubeka ngohambo lwethu masifika ngaphambili siyehla lapho singena indlela encane kube nendwangu emtshlophe ngaphezu kwesihlahla esincsne lomuntu wami uyayethula nje ayigqoke kungathi yimbatho yensonto sihambe sifike lapho kulamanzi agelezayo kumele seqe lapho ayeqe qena kuqala unyawo luttshone edakeni ngamdonsa sedlula lapho phambili beku green yonke indawo but sithe masesiyafika kulomuzi esiyakhona ngaphaphama kungabe kushoni gogo
Mina ngiphuphe ngigibele imoto ebomvu ishayelwa kodwa yi ex boyfriend yam ,mese siyafika lah esiyakhona then ngehlika and naye ayishiye lapho igcine ithathwa omunye usisi engingamazi oyicoloured ahambe nayo
🤣🤣🤣🤣siyaxondastenda