REV Khanyi

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 19 сен 2024

Комментарии • 60

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 6 месяцев назад +12

    Ngaze ngajabula bakithi ukubona imfundisi sybonga nkosi ngokukhumbula umfundisi wakho uNyazi luvela ezulwini wakhuluma ngafikelwa zinyembezi kodwa sakugcina nini ngijabulela ukukubona uphambi koNyazi amadimon onke awahambe siyakuthanda Mfundisi ❤❤❤

    • @Phumlani_Mncube
      @Phumlani_Mncube 6 месяцев назад

      Rev Khanyi wakwa Hlabisa ngokwendawo???

    • @siyabongancube4614
      @siyabongancube4614 6 месяцев назад

      Kwakwenzekeni kuye?

    • @dumsanindwandwe411
      @dumsanindwandwe411 6 месяцев назад

      ​@@siyabongancube4614 angithi khona abantu abahlalele ukukhipha abantu lapha ekhaya

    • @siyabongancube4614
      @siyabongancube4614 6 месяцев назад

      😢😢😢​@@dumsanindwandwe411

    • @ZanelePhindy
      @ZanelePhindy 4 месяца назад

      Yes enkanjini nendawo

  • @mphiwenimpungose6295
    @mphiwenimpungose6295 6 месяцев назад +5

    Amen siyabonga kakhulu Dlakadla ngicela uNkulunkulu waseBuhleni bokuPhakama akubusise ngakho konke okuhle okufiswa uwena ngokungadinwa yithi usilethela lezindaba zaseZulwini impela iNkosi uNyazi uThixo woThixo ngibongele nobaba Rev Khanyi ukuthi ukhunjuliwe hleze mina uma ngingona eZulwini angeke ngathethelelwa ubenathi Shembe oyincwele usivikele komubi siyabonga.

  • @ZanelePhindy
    @ZanelePhindy 6 месяцев назад +5

    Syobhala incwadi ngelinye ilanga bekungemnadi sihambe siye esontweni umuntu esibonengaye indaba kashembe esekhishiwe endlini yesonto nd kunomehluko phakathi kokusonta nokukholwa

  • @thobaniusher5174
    @thobaniusher5174 6 месяцев назад +1

    Amen, eyi maningi lamazwi 😭🥺, ngiyabonga Nkulunkulu wawo khokho bami, Nkulunkulu wami 🥺, wabazali bami, wangithanda, ungilusile ezimweni eziningi Nkosi, baba wena uyangithanda, nami futhi ngyakuthanda🥺🥺🥺, eyi lamazwi amakhulu, eyi ngiphelelwe amazwi, ngifukelwa zinyembezi 😭😭😭😭😭, SHEMBE UZE USIKHUMBULE, USIVIKELE, AMEN..

  • @sizwelungani8057
    @sizwelungani8057 6 месяцев назад +9

    Ngiyamthanda uShembe ngoba akamdeli umuntu wakhe futhi yena wenza intando yakhe akayenzi intando yomuntu sikhumbule nathi Bhombela wezimanga

  • @mondlimhlophe7460
    @mondlimhlophe7460 6 месяцев назад +7

    Ngyaqala ukbuka intshumayelo ngize ngikhale😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @user-uj9qm5lo3b
    @user-uj9qm5lo3b 6 месяцев назад +3

    Yaze yathinteka inhliziyo yami. Thina bantu asinalo uzwelo, siyahlekana, sijabule ngobuhlungu obehlela abanye abazalwane.Kodwa uShembe yedwa unomusa ohlezi phakade ngokuba elungile 🙏🏾

  • @blackkonnexion
    @blackkonnexion 6 месяцев назад +2

    *Kuleli Bandla uma uphika nabantu abane nhliziyo ekungeyona eyo muntu;uyo chitha abathanda loku kuhamba ujike ugone izitha zobuNazaretha.Siyamu bongisa uMfundisi ka Bhombela;iNkosi imgcine.Amen.* 🙏🏿

  • @BhekumuziZondi-cv8ig
    @BhekumuziZondi-cv8ig 6 месяцев назад +2

    Baba siyabonga ngo Mfu Khanyi kodwa bakithi Nyazi lweZulu ukhumbule nowakithi Mfu Ngema Gebhu kuyadabukisa uma kuyoSabbatha edilaya ekhaya nejazi lika Shembe uze umkhumbule

    • @PhiwaNdlovu
      @PhiwaNdlovu 6 месяцев назад

      Ngema

    • @PhiwaNdlovu
      @PhiwaNdlovu 6 месяцев назад

      Owakuyiphi indawo uNgema

    • @BhekumuziZondi-cv8ig
      @BhekumuziZondi-cv8ig 6 месяцев назад

      Khaya unemuzi 2 Babanango 1 eNquthu waye ngumfundisi wakhona lapha eGoli

  • @nonniebiyela646
    @nonniebiyela646 6 месяцев назад +1

    Mhhh kwabuhlungu mfundisi siyakubongela ukukhunjulwa ezulwin usaphila😢Mina ngiyazibuza ukuthi Kaz Mina ngoyothethelelwa na kwezam izono😢

  • @FikisiweDlomo
    @FikisiweDlomo 5 месяцев назад

    Ngyakhumbula ekhaya eSandanezwe uma ngibons uRev Khanyi wayesiphakela sesuthe sibonga uNyazi asiphezi

  • @Unchained.kunene
    @Unchained.kunene 6 месяцев назад

    Kodwa umkhulu Nyazilwezu sybonga ngimfundisi uma esehlanganyela wangidabukisa umfundisi usizi olungaka kuphelele manje❤❤

  • @zaneleshabalala4092
    @zaneleshabalala4092 3 месяца назад

    Yaze yabuhlungu itshumayelo yanamhla nje siyabonga Shembe uthando lwakho nkosi osipha lona sikhumbule nkosi

  • @solwazidlamini4426
    @solwazidlamini4426 5 месяцев назад +1

    Awuuuu Nkosyam Siyabonga ❤❤

  • @bonganimagawula6844
    @bonganimagawula6844 6 месяцев назад +1

    Mfundisi Khanyi Nkosi yase Buhleni ngavele ngakhumbula mhla sihamba no mshumayeli manqele sibeke moto ka khanyi ezintabeni siye eNkosini ngihambisa amakhosikazi wakhe enkonzweni umfundisi ahlale entabeni alinde njalo kuze kuphele inknzo kuyima simlanda siye naye ekhaya kwa hlabisa yaze yajabula inhliziyo yami ukubona umfundisi we Nkosi emile oNyazini uNkulunkulu aze amkhumbule njalo umfundisi we Nkosi . mshumayeli manqele akasekho emhlabeni uNyazi uThixo oluvela ezulwini.

    • @siyabongancube4614
      @siyabongancube4614 6 месяцев назад

      Bekwenzakaleni ngaye baba,wayekhishiwe yini ebandleni ?

  • @smlotshwa13
    @smlotshwa13 6 месяцев назад

    Uma kukhunjulwa abanye, noma kanjani uShembe uyosikhumbula. AMEN

  • @bhekimthethwa9464
    @bhekimthethwa9464 6 месяцев назад

    Nkulunkulu wabakhokho,ukubonga kwami koba ngawe njalo... 🙏, sibonge Mfundisi ukudla komphefumulo

  • @NompumeleloVanenciaKhumalo
    @NompumeleloVanenciaKhumalo 5 месяцев назад +1

    Siyazidinga ezokumbonga Impela uvela EZULWINI

  • @sthembisongcobo275
    @sthembisongcobo275 6 месяцев назад +1

    Eish nam ngbone sengkhala ngaz kanjani😢😢 ukhuluma komunt omdala

  • @chomyzamiya3203
    @chomyzamiya3203 6 месяцев назад

    Ooh Nkosi yeZulu uze usikhumbule ngomhla wokuphela😭🙏

  • @rejoycemchunu6033
    @rejoycemchunu6033 6 месяцев назад

    Udumo nokubongwa okukaShembe, uNyazi leZulu. Siyakubongela Mfundisi weNkosi.

  • @aneleiva80
    @aneleiva80 6 месяцев назад

    Baba Shembe Nkosi yamakhosi 🙌 Nyazi lwezulu 😭 uma uthandazwa ngumoni ofana nami ngicela ungizwe Nyazi Lwezulu 😭 😭 Baba intlupheko angisayifuni ngiyacela musa ubheka ecaleni uma uthandazwa ngumoni ofana nami ngicela ungizwe Nyazi Lwezulu 😭 😭 yimina Anele Hashe ngale Eastern Cape 🙌 ngisize Nyazi lwezulu 😭 thandazeka

  • @victormfanafuthihadebe9443
    @victormfanafuthihadebe9443 6 месяцев назад

    Awu shembe abuyile amahuzu esontweni bebamphika izolo kodwa namuhla bayamvuma Mara umkhulu shembe

  • @MazibukoIrene
    @MazibukoIrene 6 месяцев назад

    SIYABONGA BABA NYAZILWEZULU. SIBONGA UTHANDO NKOSI

  • @mthokozisisithebe2183
    @mthokozisisithebe2183 6 месяцев назад

    Koze kubenini mfwethu sehlulelana sodwa sizesizonde umuntu engangonile ngenxa yedlanzana elithilele elifuna ukufeza izinhloso zabo kdw uShembe ukhombisile ukt unguthixo siyabonga mfundisi sisakuthanda kakhulu

  • @NokwaziGuma
    @NokwaziGuma 6 месяцев назад

    Ay kwaz yabuhlungu ntshumayelo ka Mfundisi

  • @mlamulimazaka6987
    @mlamulimazaka6987 5 месяцев назад

    Le background instrument ngingayithola kuphi Baba uDlakadla

  • @wonderboymkhize2756
    @wonderboymkhize2756 6 месяцев назад

    Yaze yabuhlungu into. Engizwayo cha Shembe unomusa

  • @sbonisomthethwa6483
    @sbonisomthethwa6483 6 месяцев назад

    syabonga Baba dlakadla amen

  • @zanomrskhanyi2258
    @zanomrskhanyi2258 6 месяцев назад

    Ukuvuka niye komdumisa nishiye UMzali edidekile bengazi ashonephi ayi syakubonga dwala labadala sidinga ezokumbonga

  • @Afrikachanel
    @Afrikachanel 6 месяцев назад

    Amen baba 🙏🏿

  • @bonisilentshangase1593
    @bonisilentshangase1593 5 месяцев назад

    Khumbule nomfundisi wethu uMavuso nkosi yamakhosi

    • @PhiwaNdlovu
      @PhiwaNdlovu 5 месяцев назад

      Konje uMavuso owaphi

  • @skhakhasezintombi135
    @skhakhasezintombi135 5 месяцев назад

    Eyi madoda😢😢

  • @phumlanimfusi1038
    @phumlanimfusi1038 5 месяцев назад

    mmmmmh Shembe😢😢

  • @SabathileThabede
    @SabathileThabede 6 месяцев назад

    Ibuhlungu ndaba mfundisi

  • @luckygumede7876
    @luckygumede7876 6 месяцев назад

    uThixo akabadeli abakhe 😢😢😢

  • @kwanelefoozeh1811
    @kwanelefoozeh1811 6 месяцев назад +1

    Mmmmmm Shembe askhumbule

  • @SusanMkwanazi
    @SusanMkwanazi 6 месяцев назад

    Ey Nkosiyami 😢

  • @mzamongxongo
    @mzamongxongo 6 месяцев назад

    Besingekho sidinga se volume ngaka background track

  • @thembaedward6289
    @thembaedward6289 6 месяцев назад

    Aaaaameeeen 🙏⚡️🙏

  • @nkosiyokulungamkhono1604
    @nkosiyokulungamkhono1604 6 месяцев назад

    Awu mngomezulu mfethu iphi egcwele

    • @yangantuli9476
      @yangantuli9476 6 месяцев назад

      ruclips.net/video/V8fIvsYAiS0/видео.html&pp=ygUnQWJlZnVuZGlzaSBFU0FCRUxXRU5JIFRFTVBMRSBNQVJDSCAyMDI0

    • @shembedlakadlavideo
      @shembedlakadlavideo  6 месяцев назад +1

      Isenkozweni yabafundisi bekuyinkonzo yofakazi 16 march

    • @nkosiyokulungamkhono1604
      @nkosiyokulungamkhono1604 6 месяцев назад

      Ok ngitholile ngiyabonga

  • @andilengema5642
    @andilengema5642 6 месяцев назад

    Mmmmm🥺🥺

  • @ThokozanimthembuMvelase
    @ThokozanimthembuMvelase 6 месяцев назад

    😭😭😭😭

  • @kwenzakhanyile6014
    @kwenzakhanyile6014 6 месяцев назад

    😭😭😭😭😭😭

  • @sbonisonjoko3071
    @sbonisonjoko3071 6 месяцев назад

    😭😭😭😭😭😭