Ohh, I can relate. The story of my life & I was left with 6 month year old & 3 year old boys after I lost employment. God has plans 4 everyone & u shall leave to tell the tale. My life is now balanced. Fear women. Ungahambi nje ucosha udoti abalahliwe coz uzozilethela inhlupheko
Baba uMsweli siyabonga. Sengize ngakhumbula i episode Inyembezi Zendonda. Phepha ndoda uyaphakama ungalali phansi. Nami ngiphuma lapho. Uyindoda uphelele uzophakama. Don't let someone define you. She never loved you forget her like she never existed. I hope the nursing council takes him back.
Ngibonga ngoba awuzange ufinyelele ekukhipheni u mphefumulo, Futhi ke uhlakaniphile ngoba umfundisile ogisilima lana uyena, Iphutha olenzile elinye nje vo ngoku yeka umsebenzi u uzomthola omunye o ryt fanele wena kanti futhi nesikweleti besizophela ngoba wawenza konke egameni lothando
Yikho amadoda angcine abulala abantu nesifazame ngokuthi sitabajikela uma besigceda kuzolunga kuyendlula konke amen 🙏
Siphimisela amazwi okuphila phezu kwempilo yonke kaThulani ngezigaba zonke zayo, sithi SEKULUNGILE KONKE!!! God of the universe hears us through our hearts. Isiqalo sifika nomanini, yiso lesi. Sesifikile. Dankie Baba uMsweli.
Ohh, I can relate. The story of my life & I was left with 6 month year old & 3 year old boys after I lost employment. God has plans 4 everyone & u shall leave to tell the tale. My life is now balanced. Fear women. Ungahambi nje ucosha udoti abalahliwe coz uzozilethela inhlupheko
Awuh my brother you met a vulture someone who never valued you. You are loved bhuti kakhulu. Your mom is proud of you
Siyabonga baba umsweli qhubeka njalo unkulunkulu anibusise 🙌🙌
Yingakho abafana bengasasithandi balimele nkulunkulu wami 💔💔 aze asonela amantombazane emadodeni
Angibasoli balimele kakhulu ethi ibayindoda siyayidlala😭😭😭
Kulukhuni hlobo zami thina siyahlukumezana ngayo yonke indlela bodadewethu impela Kulukhuni ukuba indoda
@@nonzalisekoyenge9978 😭
Qina ngwenya💪 soldier on, it's not over until God said so.
Nalokhu kuzodlula 🤞🙏🕯️
Awukasiqedi istory sakho i am already in tears thank God awuzibulalanga bhuti karma will get lolwabishi wentombazana
💔💔😭😭phephisa bafo inyembezi zakho soze zawela phantsi engikubongayo ungaziphindezeli unkulunkulu ukhona nxese ngane yakwethu kuzolunga
Hhhhmmm kwaze kwabuhlungu mkhaya, uJehova uzophendula Mntungwa. Syabonga Nongalo ungadinwa ukwenza okuhle
Iwusathane leyontombazane gha kodwa ujehova uyokuphendulela bhuti
Haaaw wayikhuluma eyomgwaqo Babu msweli futhi khona mawuye hlobane hoooooow😂😂😂ngywakhona nami Vryheid
My President fihla uhlazo lika Mtungwa 👏
Ayanda how does one help out noba ngokuncane. Umhle umsebenzi wakho Tata
AYANDA MSWELI FOUNDATION
FNB (BUSINESS ACCOUNT)
Acc No: 62878488339
May god give you power to keep doing good job
🚶♀️ mina nkosiyami ngiyaxolisa ngingadubula umuntu kuze kunxaphe isibhamu.
Cha kodwa ngwenya uyiqhawe baba 🙌 uvundulula izinto abantu abangazi kut bazozi khipha kanjani..kuni okwenzeka la ezweni yoooo
Into emnandi ngalendaba ukuthi u bafo lo ufundile and usengavuka azithuntuthe
True yazi💔
Kunjalo Chunu ibuhlungu lento ayboo
Mmmm ngaze ngaphatheka Kabi Saba umuntu wesifazane ingako amadoda esibulala
Mmmm phephisa bhuti wami kodwa naye usazoshizila empilweni😢😢😢😢
Ey kunzima emhlabeni. 😭😭
Yoooo kodwa bakithi yaze yabuhlungu into webakithi ,uyazi abantu abananembeze kodwa umuntu okwazi ukwenza into ebuhlungu kangaka komunye omuntu
Awkodwa kwaze kwabuhlungu💔💔
You are good humanbeing bhuti...i m pedi i wish i was able to write in zulu
1day izinyembezi zesithutha ziyophenduka injabulo
Touching story💔 yhooo
Ouch!!! Kwaze kwabuhlungu 💔💔
Sorry my brother..u were jst trying to help not knowing that u r helping the devil 💔
Baba uMsweli siyabonga. Sengize ngakhumbula i episode Inyembezi Zendonda.
Phepha ndoda uyaphakama ungalali phansi. Nami ngiphuma lapho. Uyindoda uphelele uzophakama. Don't let someone define you. She never loved you forget her like she never existed. I hope the nursing council takes him back.
Amantombazane odoti!!
Kakhul abantu beslisa sibalimazile
Hai shem im even ashamed to be this gender
Ave ekhohlakele umuntu wesifazane bangakhi abantu abafile bebulawa ngabesifazane kunzima 💔
Yaze yabhlungu into Jesu
Vuka Mashobane unikiwe amandla 😇😇😇
Mmmm yabuhlungu into bakity kdw ay kuzolunga
Susindile brother in Jesus name 🙏
umvelingqangi nokhokho bakhe!..
Mmm kwaze kwabuhlungu nkosi yami
Kwaze kwanzima emhlabeni mina Ngwenya bengizocela lowobhuti kungcono asuke lapho ahlala khona ngoba losisi umbona everyday ngeke aze adlulise ibuhlungu ngoba ubabona everyday
Wow!yakhohlakala intombazana.Uyabona ke mntwanam ngoba sonke siphila kulo mhlaba iseza kuhlupheka intombazana ifundile injalo.Inyembezi zakho mntwanam aziweli phantsi uNkulunkulu uyabona.ndibulela nokuthi adane waziphindezela izandla zakho azinagazi.Qina mfana wam useza kumbona ngelinye lamalanga ehluphekile.uMr Msweli ungumlomo wabahluphekileyo uyabomeleza abangena tyala sulfa inyembezi okuphiwe ngophezulu angeke kwaphiwa mna yomelela phakama uneprofession.Yanga inkosi ingakomeleza
Ngibonga ngoba awuzange ufinyelele ekukhipheni u mphefumulo, Futhi ke uhlakaniphile ngoba umfundisile ogisilima lana uyena, Iphutha olenzile elinye nje vo ngoku yeka umsebenzi u uzomthola omunye o ryt fanele wena kanti futhi nesikweleti besizophela ngoba wawenza konke egameni lothando
Kwabuhlungu indoda ikhala igiliwe ingikhumbuza nami insizwa esasthandana nayo ngayboleka imali kuthe sengiyfuna ngelinyilanga wathi ngoba ngiphaka impi uyangena kulempi wangthembisa ukungdubula😢 kunzima kulomhlaba silinyazwa abantu esithi siyabathanda
Vuka uzibuthe mtungwa sorry mashobane wathi nkulunkulu sothula yena uzosiwelwa ibambekanjalo mtungwa ujehova ukhona nanokuthi akakufaki emgodini engezukufundisa lutho thula mtungwa wakwethu ujehova wakho uyakthanda bathi ma ektandile uyena okuzwisa ubhlungu ngoba efuna ubone amandlakhe ukuze uzokwazi ukbuya ufakazengaye uzokulwela bathi udeka itafula naphambikwezithazakho njengoba usubone sekuze kwafika nobabumsweli bhuti kungenxa yobkhona bakhe kuwe ngoba ngobude bendlela yena kaguquki nangobunzima bendlela akashinti buka mtungwa umenawe wamanawe noma izwi likubona likuphika but wama nawe wakukhumbula njengomtwana wakhe 😭😭😭namanje unawe zithintithe uvuke.
Aiii Uyindoda Mfoka Mashobane ngyabonga Mina
Msweli for President
Qina Mfwethu, amandla endoda awapheli, engathi konke kungakukhanyela.
Mashobane U Jehova ukhona futhi u zoyenza impilo iqhubeke Bafo, ibuhlungu lendaba iyangikhalisa Ngwenya but ngthanda ukubonga Mfok Mashobane ngokuthi angabulali muntu noma sekuthi akakwenze kodwa wazikhuza
Sengifundekakhulu ngokuthi umuntu omfice engafundile myeke kanjalo nami ngacishe ngamfundisa unkosikazi kwasho ukuthi uyivila kodwa ukhuthele ebafaneni kodwake ngeke ngeke ngisize owesfazane ngeskole
Kuthiwa yakhela ngamaqubu enye kodwa la yacuthwa iphila awu mayeeeee
Engikwaziyo amandla endoda awapheli ,futhi into oyithole kukhalwa kuphele kalula,,KUZODLULA uyozisola lomndeni okhohlakele
Unkulunkulu uzophendula mbulase Asikho isimo obekelwe sona esingeke sedlule qina bafo
Angeke balingene izulu kodwa
Baphila kanjani labantu balala kanjani ebusuku. Unembeza uyephi ngempela?😭💔
Oh nkosiam 😢😢😢😢
Aykhona kodwa abantu besfazane kanti kwenzakalank ngempela ezweni, muntu akzame bese uyamxhaphaza leli thuba ngangyolibamba ngezandla zombili bakithi
Bese sibafundisa kanjni abantu besifazane uma kunje emuhlabeni bt bhuti wami amandla endoda awaphele ngibonga isibindi sakho nkabi endala
Izokhohlakali zomdeni lozonyembezi aziweli phantsi
Yeah 💔😭
Bhuti ngabe sewasizakala yini ngomsebenzi?
Impilo yalomunt imoshwe ile intombazane 😢😢
WAZE WAKHOHLAKALA LOWO CC KODWA NGELINYE ILANGA ZIYOBUYA IZIMPENDULO , LEZONYEMBEZ OZIKHALAYO BHUTI NGELINYE ILANGA ZIYOKUPHENDULELA , UYIMBUNGULU EPHILA NGEGAZI LABANTU , UYIQILI , BAYOMCHUTHA PHAMBILI , UNKULUNKULU AKUQINISE BHUTI , IMPILO IZOQHUBEKA
Uyi Nkunzi msweli uyindodaemadodeni mihle imisebenzi
It's painful 💔
Emhlabeni kunzima abantu bashintshile
Leyo ntombazane ayinasbusiso empilweni yayo
Wazewanosatan umuntu wesifazane eish
Kunzima mfe2 yaz ngoba everyday zyakhuza sithi phantsi ngokubulawa kwabant besfazana, Kodwa Uma sekunje sobakhuza sthini abafowethu ? abanye sobancenga babize ubab' umsweli kodwa abanye 🪓🪓
hmmm cha kubuhlungu ngeke sisathandwa masenza nje
Eyi bayakwazi ukucekela phansi izimpilo zabanye abantu
Vuka ndoda yamadoda amandla endoda awapheli vuka uzibuthe mfowakithi vuka bafo ungamubulali phusha kuzolunga 🧎♀️
Eshiii my brother 💔
Ngelinye ilanga uyokukhumbula konke lokhu akwezile kuyobuya ngaye
Akababulale bonke nje engashiyi ngishilo isalukazi sakhona singaphela phela izinja
😢sorry bhuti unkulunkulu unawe & ukuzwile ukukhala kwakho
Yeyi womesaba muntu wesifazane
@ BI Phakathi siza mfo uma kungenzeka
Isfundo sokuthi umfazi akuyena owakini, ungenzi izinto ugamanxe wenzele umfazi, angamane ethi awumnaki usuke ubalekela zonke lezinto, FEAR WOMEN 😨
Yazi bafo ibuhlungu into odlula kuyo kodwa kukho konke uNkulunkulu akawadli amandla omuntu..ngelinye ilanga locc uyobuya kuwe egaqa ngamadolo thula ubuke uNkulunkulu ngyakthembisa akalokothi ashiyane..
qhubeka nempilo mfe2 u Thixo ukhona
Mkhaya Wami💔
Ohhh this is sad bhuti. May God bless you. May God be with you
Lo cc unesono esiphindiwe kwaze kwabuhlungu phephisa bhuti kusazolunga sometimes impilo injalo kodwa uNkulunkulu usazokupha okunye
Yaze yabuhlungu lento Nkosi yami.hmmmm Nkosi lomtwana sengathi engasizakala
Bafo iphutha lokuqala akafundiswa umuntu othandana naye,ushawe idlozi
Mina ngisasho namanje bekithemba lakho kuthixo umuntu nje sisuke sincengisene bandla… abantu unembeza abasenawo kuzolunga mfwethu
Mfwethu usazophumelela ngoba uThixo ukphile isbindi sobudoda, nakuba sibuhlungu isgameko sakho n ngzwelana nawe. Ngeke uSomandla akuthwese umthwalo ongaphezu kwakho. Masekuzokusa kuqala ngokuba mnyama. Ukubekezela kuzala impumelelo mtaka baba.
Mina ngith woza la kimina ngimgqilaze or simgqilaze
Ubhlungu esbuzwisa abantu beslisa egcineni sithi bayasihlukumeza ngempela iwrong lento😳
😭😭😭😭😭😭abantu besmame kodwa
Angisho ukuthi kumele sibabulale koda kancane kancane kuyavela ukuthi why abanye bezithola sebefile bese amadoda ebizwa ngezilwane
True most of lokubulawa kunawo umthelela ekutheni bafebile or bawahlukumezile amadoda gcine enza isihlungu,kodwa asisho ukuthini abanye babulawa ngenxa ye GBV
Kunzima uyazi kulelizwe kodwa ke kulungile
Umhlaba kodwa uyabaqoqa oclever uzovuna lomgulukudu wentombazane
Kodwa abantu besifazane nabo aaaaaai
Ngicela uphile thulani Mfowethu
Kunzima ukufundisa umuntu wesifazane ngoba usuke uzitshela ukuthi impilo izobancono uma nibambisene, kanti yena uzokujikela akhohlwe yikho konke omenzele khona.
Impela bhut wam kunzima. Kodwake iyinkinga nhlangothi zombili eyokufundisa umuntu osuke umthanda. Baningi nje abantu beslisa abaye bafundiswe, bese kuthi ma impilo iba ngcono, akulaxaze umuntu ayokhetha abangcono
Ya ne sisazofa singabantu besifazane masinobunja obunje unkulunkulu abe nawe bhuti
Emadadeni ilana mos lapho
sorry bafo kuyazwel...kodwak kubafweth ababon indaba kamfweth asifunden kuyo..ngyacabang sinabo osisi uma ungenabo unabo abafwenu uma ngenab bakhon bashan....ake sizifundis kuphakamisa mindeni yeth...ngba once wafundis munt othandan naye uyashintsha ekubeni ndoda yakh ube ubaba wakh athole indoda....laba ababulalay mina ngbuye ngabasoli
Phephisa bhudi inkosi izakuphendula
Gender based violence
Labantu abasthandi.☹️☹️