SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngabulala uthisha owayengihlukumeza eskoleni | S1 - EP70

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 24 ноя 2024

Комментарии • 237

  • @merriamrikhotso1663
    @merriamrikhotso1663 8 месяцев назад +37

    I relate to this guy's story... I'm 50yrs & I still hate my high school teacher for the same. They forget that we as students, did not choose to be poor. It's very painful

    • @LihleVeneshia
      @LihleVeneshia 7 месяцев назад +6

      Even me I hate one of my teacher ,he was abusing me , I even decided to leave the school because of him, but he passed away, I didn't even feel sorry for him at all , he ruined my life

  • @phililemndawe4114
    @phililemndawe4114 8 месяцев назад +12

    God bless you mfwethu uyezwakwala unomoya ophansi mina angiku judge mfwethu

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw 8 месяцев назад +26

    Akulula cc ukuthi umcebe thisha nawe usayingane,baningi nathi othisha ababesihlukumeza sasaba ukukhuluma ngakho,kuyesabeka mawusayingane ukukhuluma ngalezozinto,yingakho izingane zizibulala ngenxa yothisha

    • @NothandoMalunga
      @NothandoMalunga 7 месяцев назад

      And kubuhlungu ukuhlukunyezwa umuntu ngoba azi usizi lwakho kuyacika shame😢

  • @Sbo_Nkosi
    @Sbo_Nkosi 8 месяцев назад +10

    Eyy kodwa niyasabona lesiphalaphala❤ kodwa zinsizwa...ayy Nami ngathi ngizoba nayo imfihlo maduze

  • @mdlulivuysile5753
    @mdlulivuysile5753 8 месяцев назад +55

    This should be lesson to teachers out there. Atifani timo lesiphila ngaphansi kwato, emakhaya lesisuka kuwo awafani. Sorry for the loss

    • @ntombenhlemanaka898
      @ntombenhlemanaka898 8 месяцев назад +2

      Exactly. Some teachers abuse the power they have over scholars

    • @malindikhumsmalindikhums1456
      @malindikhumsmalindikhums1456 8 месяцев назад +1

      Akaphephise ucc ngobaba wakhe akekho umuntu ofanelwe ukufa kakhulukazi ngalendlela ubaba ahambe ngayo. Ey bothisha pls nani ibhekeni indlela enikhuluma ngayo neniphatha ngayo abafundi nami ngi ngomunye ongazange akuthokozele ukuba eskoleni ngahlukunyezwa omunye uthisha wesfazane 😢😢😢😢😢but uJehova muhle sengamxolela usafundisa namanje

  • @TinaMlambo
    @TinaMlambo 4 месяца назад +3

    Mine kunothisha owangibiza ngomnyamane ngoba ngimnyama ngebala.ngezwa ubuhlungu kodwa bengiyingane ngingeke ngenze lutho.😢

  • @siphohadebe2817
    @siphohadebe2817 8 месяцев назад +19

    Niyasiza ngezihlelo zenu zibalulekile ngoba usuku nosuku sizwa izindaba ezintsha.niqhubeke njalo.

  • @NothandoMalunga
    @NothandoMalunga 7 месяцев назад +17

    Abahlukane nokuxhaphaza izingane 😢😢

  • @phililemndawe4114
    @phililemndawe4114 8 месяцев назад +3

    I love this guy's unomoya ophansi kuyasho ukuthi wenziswa inthukuthelo yonke lento nobuntwana kodwa manje usekhulile futhi usejezile isono sakhe yes ubaba ngeke sambuyisa kodwa wonk umuntu uyayidinga i second chance

  • @MAKALUH23
    @MAKALUH23 4 месяца назад +3

    Nganghlukunyezw uMakhanya kaGrade8
    Ngahlukunyezwa uMiss Nzima evarsity wiiii kubhlungu ukhlukunyezwa uthisha😢😢

  • @SibonweyinkosiNgwenya-rs7eh
    @SibonweyinkosiNgwenya-rs7eh 8 месяцев назад +22

    Kuvusa amanxeba as for me my teacher wayenhlukumeza same as uBhuti ,kubuhlungu ukuswela beseuhlukunyezwe yah life so but anyway ngibongela ukuthi zange ngifikelwe ngumcabango omubi😭😭💔

  • @andrewjosephs2792
    @andrewjosephs2792 8 месяцев назад +9

    Nami ngahlukunyezwa kakhulu othisha ngoba ngangimubi kubo ngibakhumbhula ngisho amagama a bo.nami amagama engahiwa yobo. Hha angibakho hlwa kungabantu besifazane, kengishaywe ukuthi ngidlule eduze nabo yo nkosi yami. Kodwa azange ngicabange ukuziphindisela, ngangisazi u rong noright kimi.

  • @nanihlethwala
    @nanihlethwala 8 месяцев назад +55

    I was also bullied by a teacher more than you my brother.I can write two pages about him.I simple forgave him to the bottom of my heart.Guess what?Two years later we met and he approached me to apologize for everything he did to me.unfotunatelty God took him months later.Hes no more.Ezinye izimpi akzona ezethu,ezikaJehova.

    • @mamsyndwandwe6708
      @mamsyndwandwe6708 8 месяцев назад +2

      I can relate.3 teachers tried me with no success. Inkosi uJesu kept on protecting me.One apologised for tryin

    • @NokuthulaNoluthandoHlatshwayo
      @NokuthulaNoluthandoHlatshwayo 7 месяцев назад +4

      Yah bhuti wam othisha bayahlukumezan nami nje ngikhumbula kahle uthisha owayengifundisa English wayenenkinga kakhulu nengane esikhetha eclassin kukhona abenza urong avele ahleke nabo mina ngangingabhalanga i homework wavele wathi kimi esechecker Exercise wabona ukuthi angibhalanga wathi etshela iclass niyambon lo ubalekela ingane zakhe ekhaya weza eskolen yooooh aishame kwawukuthi mina ngadalwa ngenye indlela ngyakwaz ukundlulisa.

    • @ThokozileNofuya-fu2zd
      @ThokozileNofuya-fu2zd 7 месяцев назад +3

      True my brother izimpi akuzona ezethu ngezika Jehova

    • @phiwen844
      @phiwen844 6 месяцев назад +3

      You can't say more that him because we have no idea what he went through

    • @kholiswamzayifani
      @kholiswamzayifani 5 месяцев назад +2

      Ohhhh my son I feel sorry 4 u, I understand that girl's reaction it's normal but one day she will 4give you, the only thing you need to do is to ask God for 4giveness because He's the one who knows best, good luck my son, God is a good God, He's gonna help u

  • @nkosieshinga4451
    @nkosieshinga4451 6 месяцев назад +5

    Ngeke ugarante ukuthi ngeke umbulale umuntu, inkinga ukuth uyabulaleka ngephutha

  • @PhindiTembe
    @PhindiTembe 7 месяцев назад +5

    Wuuuu ngyayazi nami leyonto nami ngahlukunyezwa uthisha wesfazane .ngase ngisaba ngisho kufunda .wangishaya 22 wenduku ezinqeni zaqina ngahexwa iphenti .ngezwa kuthiwa sewashona bt ngangisafuna nje kukhuluma naye😢.bo thisha iyekeni lento

  • @SlindileKhanyile-qz8du
    @SlindileKhanyile-qz8du 8 месяцев назад +11

    Wayi ledi namuhle ntombo uqhubeke njalo uhlezi unjena❤

  • @nelisiwebrightness116
    @nelisiwebrightness116 7 месяцев назад +3

    Yazi kunokuthi ngizwe ubuhlungu bukathisha ngvele ngizwele ubhuti... 😢😢😢Ngeke bayasihlukumeza othisha,okningi akukhulumeki... Phola nje bhuti wami ususijezele isenzo sakho waxolisa nakumntwana wakhe,qhubeka nempilo ungasondeli kakhulu emndenini wakhobo thisha ngoba awazi bakuthukuthelele kangakanani.

  • @NokulungameltaHadebe
    @NokulungameltaHadebe 8 месяцев назад +10

    Kubuhlungu bhuti kakhulu Nami namanje ngisenenzondo ku Miss Tshalitshali wangihlukumeza loya this thisha ngifunda eHlathikhulu high akekho umtwana owayengaboni ukuthi loyathish unenzondo phezu kwami ngingamenze lutho .Lothisha waqoma omunye ubhuti owayethandana nentombazane yakwaHadebe yena ngokungazi wayecamanga ukuthi kunoma ucc wami hey engizonda uthisha ezonda nengane zakithi ezaziza emva kwami ngoba othisha yey Uma ethe uyamzonda umfundi uyamzonda

  • @ntombyShakes
    @ntombyShakes 8 месяцев назад +20

    Yahoo bhuty wam undivule amehlo even though mina ngingakhonanga ukuphindisela kuTishalazi wam uNgaleka. OwayeTisha eMhlobo J.S.S owandiqamba igama likaPiglet ngenza yesimo awasekhaya ngangihlupheka kakhulu ngiphiwa yezinye ingane umfaniswano weskole bawo Lo khathele otshileyo wapetshwa instead ukuthi angisize wangiqamba igama Elisha eladuma iskole Sonke nakwabanye ozakwabo bengibiza ngalo but ke ngoba ingathi sewashona mangizwa.kodwa nami ngangifungile ngaye.inkocy yamsheshisela osele manje yintombazana yaesndaweni asibulisani ke nayo asikhulumisani even though sesiganile sobabili kubuhlungu guyz kakhulu ukuhlukumezeka.but bhuty wam ungaze uphinde umsebenzi kaNkulunkulu uwuthathele kuwe guqa uthandaze ziyabuya zona iimpendulo ntonje zithathiskhathi.i wish akuthethelele ucc

    • @manelisjersiaaquarius2730
      @manelisjersiaaquarius2730 8 месяцев назад +1

      Boy u're verii strong God haa forgiven u ,pls make peace with yoself first...u're still young and smart .Life goes on at least u ddn't commit suicide. .

    • @manelisjersiaaquarius2730
      @manelisjersiaaquarius2730 8 месяцев назад +1

      Boy u're verii strong God haa forgiven u ,pls make peace with yoself first...u're still young and smart .Life goes on at least u ddn't commit suicide. .

    • @nokuthulamncwabe1284
      @nokuthulamncwabe1284 7 месяцев назад

      Ncese cc..uphole❤

    • @Nozipho-bh5zd
      @Nozipho-bh5zd 5 месяцев назад

      Ncese luv

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 7 месяцев назад +3

    Cha bona bayahlukumezana shem othisha 🤞nami ngisenazo ibazi zakhe embaleni yoyi2

  • @bawelilengubane6863
    @bawelilengubane6863 8 месяцев назад +8

    Awu siyabonga baby girl ngoba nathi esingakazeeni izinto kodwa siyafubda la kulabo Sisi nobhuti abashintshana lapho

  • @bongekilengobese3171
    @bongekilengobese3171 8 месяцев назад +10

    Othisha bakhipha izinkinga zabo ezinganeni. And the worse part kuhlukumezeka umuntu ophuma ekhaya elihluphekayo ngoba abakwazi ukwamukela ukuth sibuya emakhaya angafani

    • @Philsande868
      @Philsande868 8 месяцев назад

      Uthole ukuthi naye wakhula ehlupheka,mesephulele uyakhohlwa,abukele abantu phansi,basile othisha bayazihlukumeza izingane.Inhlupheko yabazali or yekhaya ingena kanjani enganeni incane ingenakuzenzela lutho.

  • @nokuthulanokuthula2301
    @nokuthulanokuthula2301 8 месяцев назад +17

    ibuhlungu into owayenza ubhuti but ngiphinde ngim understand ngoba oteacher ba bully nabo

  • @NobuhleSishi-s3e
    @NobuhleSishi-s3e 3 месяца назад +1

    Nam omunyu thisha wahlukumeza mfowethu emshaya ngisho ngeympama saze sayolwa nocc bami still kwangasiza. Wancamela kumfeyilisa just ukumgila cz wezihlakaniphele naseskolen

  • @AyandaShinga-be6kz
    @AyandaShinga-be6kz 8 месяцев назад +3

    Mna wayengifundisa 2008 bt still ngisabuzwa ubuhlungu angizwisa bona lowathisha ngeke ngimyeke uma elahlile

  • @georgemanzini7717
    @georgemanzini7717 7 месяцев назад +2

    Nabo labothisha!!!! Ngikhumbula okunye okwakungishaya njengesiboshwa, engizonda, efuna izinto ezidinga imali ekubeni ebona ngingenazicathulo, eHigh School! Bayalibala ukuthi asiveli ndawonye. Kodwa angisho ukuthi ubhuti wenza kahle, ngikhumbula sengihlala nembazo ngenxa kathisha!

    • @LelaniMoni
      @LelaniMoni 6 месяцев назад

      😢😢 awuuuu nkocyam

  • @memorysisa6804
    @memorysisa6804 8 месяцев назад +14

    Asikho isdingo sokubulal umuntu nom ngabe wenzen

    • @khulekane
      @khulekane 8 месяцев назад

      Lomfana bekumele ahlale 30 years ejele umphefumulo ngeke ubuye3

    • @ncengimthembu2799
      @ncengimthembu2799 8 месяцев назад

      @@khulekaneKhulekani kuyiqiniso yini ukuthi ejele kubalwa ubusuku Nemini?

    • @sgwilintombela7786
      @sgwilintombela7786 8 месяцев назад +2

      Sikhona isidingo umuntu mayekudakelwa

    • @MusaMntungwa
      @MusaMntungwa 8 месяцев назад +4

      Uyadlala wena awu rape ingane yam wena uzobona Sametime

    • @Nozipho-bh5zd
      @Nozipho-bh5zd 5 месяцев назад

      ​@khulekane mhla kwaqondana nawe bhut sozwa ngawe. Inhliziyo ayiphakekwa.....BUT asigqugquzeli ukbulawa kwabantu bafe2

  • @DuduzileMosehle
    @DuduzileMosehle 8 месяцев назад +3

    Izikole zabamhlophe nabansundu
    kunomehluko omkhulu, abansundu kumele futhi babe ama social workers. Kunzima kunomehluko othisha bacela ukubambisana nabazali kepha kuza abayincosana.

  • @HBO7108
    @HBO7108 8 месяцев назад +2

    Mfowethu you not wrong lesimo sakho ngibuya kuso isasekhaya naye wayekhiphela iAnger yakhe kuwe nami ngamushaya waqishe wayolusa amadada wasabi nokungibophisa mina nagixolisi lutho wangihlukumeza kakhulu emakhaya ngiphuma kuwo awafani amen

  • @mlondigwala4720
    @mlondigwala4720 8 месяцев назад +10

    The daughter clearly knows that her father was a bully...she ddint even defend it....sadly she is the orphan now struggling but kahle kahle her father put her in that position,,,she and the guy now knows the struggle of life ngezindlela ezihlukene,,,,Hopefully both of them will heal .

  • @NonhlanhlaCatala
    @NonhlanhlaCatala 8 месяцев назад +4

    Ngyafisa nam owabulala ingane yam axolise ngoba wayengaqondile wayethunyiwe engamaz umuntu ozomdubula wabulala umuntu owrong mhlampe ngyophola nam💔💔💔😭😭😭😭

    • @ZaneleSibiya-et1fe
      @ZaneleSibiya-et1fe 8 месяцев назад +1

      Nami ngiyafisa axolise owayebulala izingane zami zinenyanga ngizitholile ngobuthakathi , ngaphandle kwesizathu , ngisazibuza namanje ukuthi ngamenzani lo cc angizonda kangaka kusuka ebuncaneni bami. Namuhla ngigugile ngina 53 anginabo abantwana. Okubuhlungu kakhulu nokungenza ngingapholi ukuthi ngihlala naye nomndeni wakhe nabazukulu, nabo bayangihlukumeza bonke bangenza isisebenzi sabo, bona bayahlala nje abenzi lutho , sonke sihlala ekhaya, umakoti kamfowethu lo engikhuluma ngaye. Kodwa isibindi sokuthi ngimbulale noma ngenze into embi kuye noma emndenini wakhe anginaso ngiphila nenzondo ne anger. Umfowenu uyisithothobala sakhe nje akaboni lutho olu wrong. Uma ngikhuluma umela umndeni wakhe angithuke agaklaze neminyango. Ngiphila kabuhlungu ekhaya. Into engifisa yenzeke ukuthi baphume umuzi wabo kodwa abazimisele ngoba belifuna lelikhaya

    • @khanyamazkhali6949
      @khanyamazkhali6949 День назад

      ​@ZaneleSibiya-et1fe oh yhini Sisi undikhalisa kangaka. Oh man ntombi 😢

  • @phiwen844
    @phiwen844 6 месяцев назад +2

    I understand this guy I was abused by my grade 3 teacher then moved to another school in grade 4. When I was in grade 7 I felt brave enough and went back to that school to ask.... WHY? Unfortunately I was told she passed on.
    I still feel like I need answers honestly what can a 9 year old do to a person that can make them so angrry and unforgiving to that extent

  • @khanyamazkhali6949
    @khanyamazkhali6949 День назад +1

    Mntanam, please forgive yourself and move on with your life. You do not need the daughter to affirm you. Continue your journey with peace in your heart. She will also figure herself out in time. She probably knows the father was a bully. Let her deal with that at her own time. All the best Bhuti❤❤❤

  • @NokuthulaRebeccaMoyo-qj7xt
    @NokuthulaRebeccaMoyo-qj7xt 8 месяцев назад +8

    What he did was wrong,but he was young and naive.remember he doesn't have parents and his sister was working far away.the teacher taught him from grade 8 until grade 12 he should have known the situation of this learner better.but he was old and continued to bully a learner who was poor and had challenges that he had to overcome everyday.teacher should act like parents they get trained to deal with learners but they choose to overlook such learners who are in needs.

  • @ZenzeleMthembu-d7i
    @ZenzeleMthembu-d7i 6 месяцев назад

    Nam ngingomynye owayehlukunyezwa uthisha nkosyam namanje angimkhohlwa lowa miss wnginyanya strong kodwa ngathula ngyafisa one day ukuhlangana naye ngimbuze kuth wayengnyanyelani

  • @PearlKheswa
    @PearlKheswa 5 месяцев назад +2

    The revival is coming,god is already preparing for people to be ready,these confession are not only happing here on black life tv,its already happening between families and communities,let your will be done,thank you jesus

  • @lungilemtshali117
    @lungilemtshali117 8 месяцев назад +6

    Kubuhlungu, may you find peace and forgiveness in our Lord Jesus Christ.
    Teacher was wrong. They are also trained to access the situation and involve social workers should the need be. As sad as it is but he also provoked the young man.
    May the family find it in their hearts to forgive this boy. Nobody chooses to be poor in this life. This young man never intended to kill the teacher, from grade 8 enduring the pain again in grade 12. I am not condoning what he did, i am in support that he is trying to move on and he is also admitting that it was not right what he did.
    Questioning why he did not get help from other departments is out of context. The teacher is not here to answer why he did not find out why the young man was not bringing to school what he was supposed to bring, yet still coming to school.
    When you are abused as a child it is not easy to know the right departments that can help. Not even easy to get help because already you see yourself as somebody who is not acceptable by the society, who is poor and hated by even those who are suppossed to nurture and protect you.
    It is painful to the family, nothing can ever bring the teacher back, not even the sencere apology. As the family is hurting, so is the young man. He regrets what he did. May both parties find peace in the Lord and learn to forgive each other.
    Thumbs up to the young man who took an initiative and come forward. I do not think its an easy thing for him as well. May you grow and be a responsible man, learn from your mistakes and teach those who are coming after you.

  • @ntombimlaba
    @ntombimlaba 8 месяцев назад +3

    Inga e uma ingeneme ngebdlela uthisha ayiphetthe ngayo,okokuqala kwakufanele abike ekhaya.Ngiyacabanga udadewabo wayezoba nombono wokubika kwabaphethe eskoleni nasendaweni.Kubuhlungu kunjalo ukuhlukunyezwa,kodwa akamgwazanga ngesikhathi emhlukumeza.Ngeke kuthi kuphunywa ukuyoja ula wena uplana ukubulala,wayeku planile.

  • @nokuthulalembede4256
    @nokuthulalembede4256 8 месяцев назад +12

    Kubhlungu owakwenza kodwa nami bengingakwenza I once had a monster teacher he ruined part of my childhood 💔

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 8 месяцев назад +5

    Ay bhuti ngisho umuntu ekuhlukumeza uze umbulale pho

  • @siphohadebe2817
    @siphohadebe2817 8 месяцев назад +10

    Sipho Hadebe ngineminyaka ewu 62 kuno misi owayengfusa ngo 1976 wayesishaya ngendlela enenzondo namanje angikhohlwe omunye umfana waze wasangana ngendlela ayesishaya ngayo lo Kwa kuwu miss Nkomonde wase Mnambithi.

    • @thamimbeki2731
      @thamimbeki2731 8 месяцев назад

      I'm sorry, you're wounded

    • @PhumizilePhumy-dp5uu
      @PhumizilePhumy-dp5uu 8 месяцев назад

      Xem I'm sorry usashona naye lowothisha if wena una 62 yena usewashona 4sure

    • @UMHLAHLANDLELA
      @UMHLAHLANDLELA 8 месяцев назад +2

      @Siphohadebe
      Baba wami
      Kushiwo kalula kuthiwa
      Bikela abazali
      Mina abami abazali
      Babe strict kakhulu
      Anginabo
      Ubudlelwane nabo nkulunkulu ngenxa yesandla esiqinile
      Angivumelani nokubulala
      Kodwa thina abanye
      Nasemakhaya
      Besicabanga kathathu uma ufuna ukubika
      Ngoba ku strict
      Kithi nangesango ubuphuma uma uya esikoleni kuphela
      Kunomthetho omuningi
      Sasendleni
      Ubuyobika kubani ngoba usaba esikoleni
      Usaba nabazali
      Akulula ngalendlela eniyishoyo

  • @plsihlangu3818
    @plsihlangu3818 4 месяца назад +2

    Kids who grew up without parents have no remorse and respect. But the lady on the Call have point if a Teacher is doing bad things to the learner you have to report to Principal

  • @NtokozoGumede-h2s
    @NtokozoGumede-h2s 8 месяцев назад

    Ngiyakuzwa ukuthi besewuzwile ubuhlungu,kodwa ukubulala akusona isixazululo empilweni,baningi abantu abahlukumezeke behlukunyezwa ngothisha kodwa ungavumela inhliziyo uyongena enkinga empilweni,noma ungaxolisa okusalayo ngeke esavuka loyobaba,namhlanje ingane zakhe ziyahlupheka ngenxayakho futhi ngoba usuke wabulala kanje awusathembisi usungambulala omunye umuntu

  • @sindimzobe8074
    @sindimzobe8074 8 месяцев назад +6

    mina bandla isikole ngangisizonda ngenxa ka Mam owayenjengalo Thisha

    • @thobekadlamuka2009
      @thobekadlamuka2009 8 месяцев назад

      Mina ngangihlukunyezwa uthisha owayengibiza ngegama leskole ngibe kuleskole ngangiphume phakathi nonyaka ngesimo sodlame kwakungihlukumeza ngoba ekhaya babengakabi namandla okungitgengela

  • @buyibuyi6706
    @buyibuyi6706 8 месяцев назад +1

    Ayi kubanzima eMhlathuzane miss sbiya yabona masngahlangana lowo wayekhiphela kithi inkinga zakhe

  • @CarolNkomo-tp4ed
    @CarolNkomo-tp4ed 8 месяцев назад

    Ukubulala phoo umncane kanje isazokulandela leyonto ngenke iphele ukubulala umuntu yoooh God wathi ungabulali ukubulala usazobulala futhi ngenke uphinde uberite

  • @nosiphooqaah6771
    @nosiphooqaah6771 8 месяцев назад

    Kubuhlungu ingane isizola kanje I remember U bhuti owabulala U bhuti ngesihluku wamquma uqhoqhoqho kwakubuhlu simbona esindilizile ubuchopho umama ebucosha phansi akazange aboshwe samxolela samnikela enkosini ngoba wayengeke avuke kubuhlungu kona ukufelwa umuntu ngesandla somuntu kodwa uxolo liyelapha

  • @londikaMatshana7409
    @londikaMatshana7409 3 месяца назад +2

    Love that lipstick color girl!😍😍

  • @manelisjersiaaquarius2730
    @manelisjersiaaquarius2730 8 месяцев назад +1

    Waze wakhuluma kahle cc Stufuza abanye othisha don't hv manners bakhuluma noma kanjan ezinganeni. ngoba izinto zibàhambela kahle bengazi ikusasa libaphatheleni .

  • @slindoZ
    @slindoZ Месяц назад

    Eish nami ihee kukhona uthisha owangishaya wangigingqa phansi, wangithuka😢😢😢so I understand the pain worse yena Kade aqamla esafika nje e high school. And sometimes kwayona I principal ngeke ikusize uma ubika😢

  • @KhanyisaniMkhize-r7z
    @KhanyisaniMkhize-r7z 8 месяцев назад

    Bafo xola impilo enjalo ngiyphilile kodwa angzange ngabulala nami khona uthisha owayengshaya ngezmpama kwakungwesfazane akasangboni kumanje

  • @NtombenhleNompumeleloSithole
    @NtombenhleNompumeleloSithole 8 месяцев назад +1

    Ngyaqala ukuzwa i story sakwa Hlabisa ngakithi😮

  • @ImonMtolo
    @ImonMtolo 7 месяцев назад

    S'yabonga Tolo elihle bathi itolo aloni kodwa liyaphazama uhlelo uluphethe kahle sijabule

  • @WendyNyembe-qs9si
    @WendyNyembe-qs9si 6 месяцев назад

    Mina im 42 yrs old i still have that trauma ngiphiwe izinzipho ezinhle abanye babeshaywa esandleni mina wayethi ngimise iminwe ashaye izinzipho nge pipe zibe hlaza ngamtshela umama wambhaxabula ngemvubu eskoleni namanje ngiyaye nyanya imaths ayeyifundisa

  • @ThobileMpungose-i5u
    @ThobileMpungose-i5u 8 месяцев назад

    Eish lubuhlungu loludaba and vele abantu abaphila kahle ababoni ukuth isimo sinzima kwabanye abantu kubangathi bayabukusa ngokuhlupheka kwakho uthi uyachaza enze inhlekisa ngawe nami ukhona uthisha owayengihlukumeza engishaya gangize ngimfiele okubi kath noma esehona kwakujabule isikole sonke ngoba ubefundisa kodwa ubenganalp uthando lokufundisa okwathi noma kukhishwa imali yokumlilela eseshonile banginika ekhaya ngayidla amagwinya nhoba nganhingafuni nokumnikelela namanje akasekho nje mangimcabanga ngiyamzonda 😭😭😭😭

  • @methulabuhle8612
    @methulabuhle8612 8 месяцев назад

    Eyyy lobhuti angisho ukuthi isenzo sakhe sihle kodwa njer
    Kodwa u sisi mekathi ngabe wabika kubaphezulu ubezophenduka ışılima e office(si) othisha babe zohlangana ngaye azibone eyisiphukuphiku

  • @busikhumalo8847
    @busikhumalo8847 8 месяцев назад +4

    Ay kunzima shame sinezihlobo ezingasekho emhlabeni truu isandla somuntu bengenzanga lutho bt kunabanye abantu abakuphoqayo ukt khiphe umphefumulo 😢 ngoba Uma ungakhiphi owakhe kuzophuma owakho 😢

    • @PinkanaDlaza
      @PinkanaDlaza 8 месяцев назад

      Ayi kwaze kwabhlungu bhuti seim kodwa ngoba ugcine usomoshekelwa nawe yimpilo yakho sorry kwingane ka thisha coz ngumzali kuye .kothisha siyacela bakithi abayeke ukuhlukumeza ingane bahlekise ngazo phambhi kwezinyingane kubhlungu ukuswela into yeskole mina ngiyazi

    • @Mancinza1001
      @Mancinza1001 8 месяцев назад

      😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢Wayithinta indaba enkulu😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @ruthgumbi5448
    @ruthgumbi5448 7 месяцев назад

    Sakhula sitjawa tikolweni botitsha badi nyembenya nakhu siyaphila kengambona omunye sajabulelana ngimkhumbuta ngamupha 100 ngobe wangifundzisa from grade 3 to 7 bamtfwana banyalo beyana batalwa uhulumeni tsine beutjaywa utisha uyotjwa nasekhaýa

  • @tjngema8410
    @tjngema8410 7 месяцев назад

    Ingane ibuka uthisha/mfundisi njengomzali. Nothisha kulindelekile ukuqonda zonke izimo izingane ezikhula ngaphantsi kwazo.
    Kudala inzondo embi uma uthisha esebukisa ngomfundi ikakhulu phambi kwabanye abafundi. Noma ngabe kusekusithekeni kepha for uthisha alindele into umfundi angakhoni ukuzenzela yona kudala inzondo nentukuthelo enganeni.
    Ingane icabangisa okwengane until izimo ezibhekene nayo empilweni ziyifundise (reaction).
    Kuphelile ngempilo yalomfana njengoba sezingcolile izithupha zakhe. Nabomndeni kathisha balahlekelwe.
    Uma izimo zempilo zingasikhulisi izigameko ezifuze lezi zisazovama. Abantu mabakhule ngezenzo ezinhle nezakhayo hayi ngeminyaka kuphela.

  • @AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr
    @AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr 8 месяцев назад

    Hayi Mina ngibona lo mfana nje ukhohlakele nje sdalo,,, you can't even tell exactly what did the teacher do to you... Ukhohlakele nje qha,,, I wish kube hukuthi uyaku pokela loyo teacher

  • @mfanisenihlatshwayo8623
    @mfanisenihlatshwayo8623 8 месяцев назад

    Ngibabaza isibindi umuntu ephansi uyaxolisa Kungekhona ukuthi wawuzivikela naye ekubulala.Dankoe kusisters ngokukuxolela.Bafo ungaphinde uphathe iskhali.

  • @phililemhlongo2526
    @phililemhlongo2526 8 месяцев назад

    Wuuu ngakhumbula owami uthisha owayengibiza ngeslima nesphukuphuka phambi kwezingane yoo ababone othisha into abayenzayo ukuthi yakha inzondo engakanani

  • @NokuthulaNoluthandoHlatshwayo
    @NokuthulaNoluthandoHlatshwayo 7 месяцев назад

    Nami ngingabala babe baningi othisha ikakhulukaz abamalanguages yei babe nenkinga nam labothisha kodwa ngandlulisa kunzima and akzange kungilungele ngisho kwaMatric

  • @elizabethnkosi715
    @elizabethnkosi715 8 месяцев назад +1

    Othisha shem bathatha I cup ngokuhlukumeza abantwana expecially if ngabamdala e class and your family is poor iyhooo .😢😢

  • @sindisiwenyaba1888
    @sindisiwenyaba1888 5 месяцев назад

    i have umshana oyi orphan bakith naye uke waba in a similar position lucky for us ingane told us ekhaya and my sister went to school and demanded to c uthisha wamuqonda worse part kowesifazane wavele wamthembisa isibhaxu straight and ever since that my niece never experience bad treatment from the teachers namanje if siya eskolweni when we mention our rare surname othisha bavele batatazele which is not a good thing though

  • @KwaziMzimela-yk7wy
    @KwaziMzimela-yk7wy 8 месяцев назад +5

    Muhle loCici aish❤mama man

  • @nkosinzama4950
    @nkosinzama4950 8 месяцев назад +1

    it not a joke ukuphuca umndeni umuntu wakhona oyi-bread winner. kumele kube yisifundo kuthina Sonke lesi, noma kungathiwa umuntu ukucasule kanjani ukuthatha umphefumulo womunye umuntu it not an option. Life has no spare.

    • @nkosinzama4950
      @nkosinzama4950 8 месяцев назад

      Ngyavuma, kodwa nathi kumele sifundise ukugqugquzela odadewethu, nabafowethu abancane ukuba nesibindi sokusebenzisa amalungelo abo noma isimo sinjani@@patiencemahlangu4214

  • @mabuyiprecious9191
    @mabuyiprecious9191 8 месяцев назад +2

    Bulling ezikolen ayikho right even bakubantwana asiqapheleni izonto ezenzeka kubantwana esibakhulisayo
    Kubalulekile kith njalo sibabuze ukuze bafunde kanjan,or belunjan usuku labo to check konke lokhu abadlula kulho masingekho eduze kwabo

  • @ThandekaMgube
    @ThandekaMgube 8 месяцев назад

    Ngangiphuma emndenini ohluphekayo,ngangihlukunyezwa kusukele Primary namanje sengimdala nginanengane kodwa khona abangihluphayo kodwa angikaze ngicabange ukubulala,futhy enhlizweni yami angifisi kubekhonumuntu ofa ngezandla zami yakujaja bhuti ngeke anginababa nje ngenxa yokubulawa kodwa konke ngikubeke kumdali zixolele wena kuqala mande ufise ukuxolelwe😢

  • @DrGomboUmelaphiWesintu
    @DrGomboUmelaphiWesintu 8 месяцев назад +4

    Ayikho into ewrong kubhuti so akayeke ukulokhu exolisa kulosisi coz akafuni ukuvuma umzali wakhe wayenecala

    • @Lungile-c4q
      @Lungile-c4q 8 месяцев назад +1

      Nabo thisha bayeyisa banempakamo bayabukisa ngeyngane eziswele

  • @sbongileChilwane
    @sbongileChilwane 8 месяцев назад +1

    Indodakazi Yami ineminyaka ewu 10 manje uthi uthisa watshela ukuthi uyamunyanya ngenkathi ana 7yrs namanje kusese yisilonda kuye uhlezi akhuluma ngayelothisha

  • @SiphamandlaSoke-ih8pl
    @SiphamandlaSoke-ih8pl 8 месяцев назад

    Umfwethu wamshaya waquleka uthishomkhulu ngetshe...walala esbhedlela inyanga yonke ngenhlanhla wavuka usaphila namanje

  • @BuyiandFortune
    @BuyiandFortune 8 месяцев назад

    Ayikho into ebuhlungu njengalena ..kunothisha abanganendaba nawe bakhuluma noma yini ..phambi kwabafundi ..nabafundi bagcina sebazi uyinto engelutho..ngyayazi mpilo eshiwo lobhuti .ngothisha 💔

  • @NokwandaZulu-od8jg
    @NokwandaZulu-od8jg 7 месяцев назад

    Wathatha isinqumo esinzima bhuti kodwa kunzima ukuhlukunyezwa ngenxa yokuhlupheka kwakho bt syabonga ukuthi uyazisola ukwazile nokuxolisa kumtanakhe next time uyekele kuJehova uyena oyokulwela izimpi zakho

  • @smangelesphelelesmangelesp815
    @smangelesphelelesmangelesp815 8 месяцев назад

    Mina ngifunde ngaze ngaqeda ngingazi nokuthi ahlalaphi ama social worker en uthisha Uma umuceba kuthisha omkhulu umela uthisha agxeke wena

  • @mhlobisondaba-kg1ts
    @mhlobisondaba-kg1ts 8 месяцев назад +8

    Ave unenhliziyo embi bhuti ungaze umbulale pho wawungayi ngani ukuyo report udaliwe nje unenhliziyo embi

    • @NokulungameltaHadebe
      @NokulungameltaHadebe 8 месяцев назад +2

      Kulula ukusho njalo ngoba akusiwena owawuhlukumezwa yena unenhliziyo embi ekathisha yona yayinjani angimfuni umuntu okhulumela uthisha Mina ngibuya kuyo lento yokuzondwa uthisha kudala ngaphuma kodwa ngisenenzondo yaloThisha

    • @nkululekosibanda3551
      @nkululekosibanda3551 8 месяцев назад

      Iqiniso lihle njalo liyakha.

  • @SiyaMthembu-j7b
    @SiyaMthembu-j7b 8 месяцев назад +1

    Syamubongela cc ngokumxolela usezokwaz nokuzixolela yena

  • @StheRadebe-g9q
    @StheRadebe-g9q 2 месяца назад

    NAMI ngiyafisa ukubona uthisha owayengi hlukumeza

  • @nathigumede9804
    @nathigumede9804 8 месяцев назад

    Kaze wauekuhlukumeza ngani lothisha, coz nengane kathisha awushongo kuyona ukuthi ubaba wayo wakuhlukumeza ngani

  • @nonhlanhlajane3446
    @nonhlanhlajane3446 8 месяцев назад

    Ngiyabonga ngoba wagcwetjwa u Nkulunkulu unawe mfowethu more especially uyazisola

  • @NompiloHloniphile-j8w
    @NompiloHloniphile-j8w 8 месяцев назад +5

    Yooo ai kunzim emhlaben

  • @thobekaayanda5058
    @thobekaayanda5058 8 месяцев назад

    Eishhhh kwesinye iskhathi nabo othisha bayasijika inhliziyo kona muphuma ekhaya elingekho esimweni esikahle😥ingakho sigcina sesinenzondo nje abasiphathi ngendlela ezifanayo so nabo othisha abazame indlela yoku treater ingane ngendlela efanele😥

  • @RN-wq7vi
    @RN-wq7vi 7 месяцев назад

    Mina ngiwuthisha manje kodwa kunothisha owangihlukumeza kudala. Ave ngiziphatha kahle izingane zenu. Kodwa kulowa thisha ngithi kuyena ayiphelile

  • @zethuxolo
    @zethuxolo 8 месяцев назад

    Kodwa ke unyaka wase uphela wayesezohlukana nokubona uthisha eyokumbulala ayikusizanga kodwa sengathi ungathola ukuthula enhlizweni nengane ikwazi ukkuxolela 😢

  • @Yoliemugelie
    @Yoliemugelie 6 месяцев назад

    Sometimes we need to learn how to control ama anger issues wethu😢 because ekugcineni umphefumulo womuntu awubuyiseki😢

  • @nathanielncube7593
    @nathanielncube7593 8 месяцев назад +1

    South Africa umthetho awukho nhlobo eZimbabwe ngeke ukucabange lokho ukubulala umuntu

    • @NokulungaGuguHlela
      @NokulungaGuguHlela 8 месяцев назад +1

      Anihlali ngani khona pho?

    • @nathanielncube7593
      @nathanielncube7593 8 месяцев назад

      @@NokulungaGuguHlela yindaba ubhayiza kanje ucabanga ukuthi umuntu engaba ku social media useSouth Africa

    • @KhulekaniDube-z3y
      @KhulekaniDube-z3y 7 месяцев назад

      ​@@NokulungaGuguHlela uyigolo

  • @Manelimbongwa
    @Manelimbongwa 8 месяцев назад

    Kodwa nani bothisha hlukanani ngokubukisa ngezingane phambi kwezinye ingane ,kodwa futhi nani zingane phendulani kahle othisha ningabalingi
    Nami nganginaye leyothisha engangokuthi ngase ngimcabangela ezinye izinto wangihlukumeza loya thisha ngagcina ngizibona ngingeyilutho but ngiyambonga uNkulunkulu ngokuthi wamsusa eduze kwami ,
    Bothisha yekelani ukuhlukumeza ingane ngoba nizifaka ekulingweni

  • @thembekilenomlanjana8749
    @thembekilenomlanjana8749 8 месяцев назад +1

    Kodwa ukubulala umuntu akulungisi kwenza izinto zibewesi noma umuntu ukwenzeni ebuhlungu

  • @judithzungu
    @judithzungu 8 месяцев назад +6

    Eish kunzima izimo esedlula kuzo 😂😂😂

  • @phumlilesithole6978
    @phumlilesithole6978 6 месяцев назад

    Ubulala umuntu oyi 1, unezihlobo ezi more than 100. Don't forget that🤞

  • @Zamawuba
    @Zamawuba 8 месяцев назад +3

    Izinto ezibuhlungu ngokungafani kwemindeni

    • @NomusaMbhamali
      @NomusaMbhamali 8 месяцев назад

      Othisha bayedelela kusadinga bafundiswe ngokukhuluma nabantwana abantwana mabebacwasa babafundisa inhliziyo ezimbi basazolimala kumele babe nemfunfiso labothisha kubi abakwenza eyinganeni siyavuma abanye abezwa kodwa bhekimbangela yalokho umfunelusizo

  • @thembakazimlahleni6239
    @thembakazimlahleni6239 8 месяцев назад +5

    Enkosi blaqlife ngoluhlelo

  • @MxolisiSibisi-s3q
    @MxolisiSibisi-s3q 8 месяцев назад

    Yeyi niyazibona iyngane ezibulalayo because of othisha shuthi kwaku right ukth ubaba wakhe amuhlukumeze doti nje kwakuzomusiza ngani ukubika khona azophinde ahambe ekhulekile mxm

  • @ntombikhonabuthelezi9991
    @ntombikhonabuthelezi9991 8 месяцев назад

    Nami ukube ngangiwumfana ukhona uthisha engangiyombulala mxm 😢namanje ngyamzonda futhi

  • @LindiweMavovana-nt7jy
    @LindiweMavovana-nt7jy 7 месяцев назад

    Yooo bhuti wam uthisha wayengifundisa kagrade 9angikamfuni namanje wayebukisa ngedlela engidalwe ngayo angimfuni namanje esefile

  • @ntomboxolomnyande5674
    @ntomboxolomnyande5674 8 месяцев назад +4

    Azange uhlukunyezwe utitsha ngumzali wakho sasibethwa thina ngotitsha hayi ukudlala azange sicinge nje ukubabulala

    • @NokulungameltaHadebe
      @NokulungameltaHadebe 8 месяцев назад +2

      Hay othisha Uma eyumzali akangisize not ukubukisa ngami

    • @nkululekosibanda3551
      @nkululekosibanda3551 8 месяцев назад

      Kuvele kuhle ukuzehlisa ngoba wena usazi ujonge ukuthi uthuthuke empilweni.l remember mina ngafunda lomunye ubhudi owayemdala kulababalisi kodwa ma sitshaywa amatitsha ayeqala acele imvumo kuye.Wayevuma ethi yena ulande ukuzofunda.
      Ngangihleka esasifunda labo bemzondela bethi why uvuma ukutshaywa ngabantu abancane kulawe,yena engabanaki ezihlekela nje ekhipha lezwi elithi ukubonile ukuthi imfundo yiyo engamkhuphula.
      I respected that man for his way of thinking.Ukuzehlisa kuhle bakwethu,ma ulenkinga bikela abomdeni bazokuncedisa to solve the problem diplomatically.

    • @ProsperNcube-i7n
      @ProsperNcube-i7n 8 месяцев назад

      ​@@nkululekosibanda3551eyii mft inking vele ngeke uze ubuzwe ubuhlungu bescathulo esinxitshwe ngomunye umuntu kukhona ukuth umuntu akwenze into ayenza kabanye lokho akusenking kodwa mangabe seyenza ngenzondo uphind wena ubuya ekhaya eningekhokahl ngibuya kuleso simo nami namanje kunzima ukumxolela loyamuntu

  • @ntombindlazi899
    @ntombindlazi899 8 месяцев назад +1

    Sibaningi esahlukumezeka ezikolweni mara ukubulala pho haai kubi bi

  • @ntombisibanda7508
    @ntombisibanda7508 8 месяцев назад

    Yisfundiso esihle kwabanye abantu ukuthi ungathathi isinqumo ukwatile.Kubuhlungu khona emdenini

  • @ThokozaniSthole-e4o
    @ThokozaniSthole-e4o 8 месяцев назад

    Wamuhle ntokazi ND nice voice 🤞

  • @phumlamazibuko3003
    @phumlamazibuko3003 7 месяцев назад

    Umuntu akahloniphe omncane nomdala ngoba ukuhlukumeza kwenza omunye umuntu abe nenhliziyo embi. Aze agcine esenza izinto ezibuhlungu