UKHALA EZIMATHONSI UMAMA WENGANE EYALUMALA ENGOZINI YEMOTO

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 4 ноя 2024

Комментарии • 108

  • @sbothusi
    @sbothusi 6 часов назад +17

    Kodwa Mduduzi mfana wami uNkulunkulu sengathi angakupha amandla uqhubeke nokusiza abantu abahlukumezekile ngezimo ezahlukene ngyakuthanda mntanam sengathi ungakhula umsebenzi wenu uJehova anibusise nonke kwi Thuleleni🙏

  • @BavelileShozi
    @BavelileShozi 20 минут назад

    Jehova ngenelela kulomndeni ngibona uthando kulomama

  • @MzwandileMadlala-yn8ez
    @MzwandileMadlala-yn8ez 5 часов назад +10

    Uqhubeke njalo MR Khwanazi inkosi ikubusise 🙏

  • @SthembeleSthembie
    @SthembeleSthembie Час назад +1

    Ngiyamazi ubhuti Waka Dladla okhuluma ngaye bhuti uMdu.ibuhlungu indaba yakhe xem buhlungu kakhulu😢.watching from Greytown Entembisweni

  • @BeranaJiya-hu1yr
    @BeranaJiya-hu1yr 22 минуты назад

    Siyabulela mfo kaMkhwanazi❤❤❤

  • @shortieyende3748
    @shortieyende3748 4 часа назад +2

    from Soweto uyazi mfana wam hai cha ngiyakuvuma uyasebenza kukhona lapho ongena khona nami ngize ngethuke kodwa ngoba u hamba no Mveliqangi nezithunywa uphume ngiyabonga ngomsebezi wakho on ima Akwande Baba ume njalo

  • @gugumildred9498
    @gugumildred9498 Час назад

    Kwaze kwabuhlungu Nkosi Jesu😭😭😭😭

  • @NtombikayiseDlamini-z7h
    @NtombikayiseDlamini-z7h 5 часов назад +14

    Umeli ulinde ukuthi ishone lengane ezodla yonke lemali

  • @KhayelihleNxumalo-e3o
    @KhayelihleNxumalo-e3o 4 часа назад +2

    Yey abanye abantu ngeke baze bawbone umbuso wezulu akube mnandi nje okweskhashana kuyayiwa😢😢

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede1833 Час назад

    Siyabonga kwi Thuleleni ngokulekelela

  • @thandekaduma2036
    @thandekaduma2036 3 часа назад

    God Bless you Mdu "Thuleleni" Khwanazi umsebenzi wakho mukhulu

  • @Mtima-p8y
    @Mtima-p8y 44 минуты назад

    Yazi sisenkingeni asisazi ukuthi sizoshonaphi naba meli basidla izimali kanti sesiyosizwa ubani ngoba besazi ukuthi ibona abasilungisela izinto 😢

  • @SaneleDlamini-d9g
    @SaneleDlamini-d9g 5 часов назад +11

    Isgebengu som'meli kfanelwe iboshwe lenja

  • @sunshine.T6158
    @sunshine.T6158 5 часов назад +5

    Kanti lengani ekammeli noma eka mama,ifail to understand....lo mmeli ingathi isgebengu nje futh why imali ihlala kuye ai ai

  • @SinethembaMhlungu-m8s
    @SinethembaMhlungu-m8s Минуту назад

    Lendaba mase ifike kwi Legal Practice Counsil ayisekhoo indaba yomsebenzii wakhe u mmelii 😩😩 Ayikho ngempela ubolile xrm

  • @GugulethuMlotshwa-lo2rj
    @GugulethuMlotshwa-lo2rj 3 часа назад

    Kazi Jehova uzivumela kanjani izinto ezibuhlungu kanje zenzeke ezimpilweni zethu, umoya ubuhlungu 😭😭😭😭😭

  • @anelisaphahla4439
    @anelisaphahla4439 4 часа назад +6

    Also show us the picture of these criminals who call themselves lawyers to warn the public

  • @NontobekoKhumalo-pc3up
    @NontobekoKhumalo-pc3up 34 минуты назад

    Kwaze kabuhlungu 😢😢😢

  • @thabilemsimango8802
    @thabilemsimango8802 3 часа назад +3

    Mina ngingumfelokazi,umyeni wami washona engozini yemoto 1996.Abameli baseMtuba Bathi yanele imali engiyiholayo,sngifanele ukutholamali.Angitholangasenti.Ngskhulisa kanzima abantwana😭Angisizwangamuntu.

  • @AndiswaSogiba
    @AndiswaSogiba 4 часа назад +2

    Iyanya le lawyer

  • @SthabileMlotshwaM90
    @SthabileMlotshwaM90 5 часов назад

    Iyhooooooooooo ziyenzeka zinto ezihlasimulisa umzimba nebuhlungu

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 3 часа назад

    Mmmh kwaze kwabuhlungu isenzo esenziwa umuntu omunye😢sbonge Bhuti ngokuhambela umphakathi wakithi🙏

  • @BongileSango-se6kk
    @BongileSango-se6kk 5 часов назад +3

    Yoh lusizi lodwa olu hayi makhe benze ngcono abameli. 😢😢

  • @nontobekongubane8019
    @nontobekongubane8019 4 часа назад +2

    Waze wanomhobholo ummeli ebe esebenza ehola

  • @JabuNdimande-oh1rh
    @JabuNdimande-oh1rh 41 минуту назад

    😢😢kwaze kwanzima

  • @NikiweKubheka
    @NikiweKubheka 3 часа назад

    Makalale ngikuthula Dladla nkosiysm sicela nguduso inhamkhohlwa makhelwane loysbhuti wenze umsebenzi umuhle 😢😢

  • @FakaFakah
    @FakaFakah Час назад

    Lommeli waze waba nesihluku wayefundelani Uma abantu ezobenza kanjena angaz8 ukuthi abameli banamhlanje banjani

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Час назад

    Kodwa bakwethu yini abantu bakithi inkohlakalo engaka nokungcola kubantu bakithi

  • @ListerNyoni-i3o
    @ListerNyoni-i3o 5 часов назад +1

    Hello 👋 watching from Botswana ❤

  • @THOLAKELEMNDIYATA
    @THOLAKELEMNDIYATA 2 часа назад

    So painful

  • @NomahNdlovu
    @NomahNdlovu 3 часа назад

    Awu nkosiyam lomdeni mgiyawazi 😢

  • @SaneleChristobel-es2gd
    @SaneleChristobel-es2gd Час назад

    Jehova😢

  • @BathembileThembi
    @BathembileThembi 3 часа назад

    Aibo Jesus kanti kwenzakalani ngempela yooooo

  • @tillykhokhotho2614
    @tillykhokhotho2614 2 часа назад

    Yuuu lo Amelia akamoyiki uThixo haaaa ubuhlungu obunje yini Nkosi yam olusizi abaluboni haa yini mmeli khawubenonembeza mmeli unembeze washonaphi kubameli. Kantilo mntwana ngokabani and nemali yekabani hayi mmeli usezophendula ngenye imini

  • @zethembekhambule8899
    @zethembekhambule8899 3 часа назад

    😂😂😂ai good example Mkhwanazi le yeRuby, umuntu uyibamba imali ukuze izowela ngakuye

  • @IreneMargaret-jd7hx
    @IreneMargaret-jd7hx 3 часа назад

    Chacha akuboshwe

  • @thandekaOlga
    @thandekaOlga 49 минут назад

    Kshuthi nje akafuni ukukunika imali yengane yakho

  • @MpumeZuma
    @MpumeZuma 4 часа назад +1

    Mina ngazibhalisela kwa RAF bantu abamnyama zibhaliseleni bakithi ukuhamba ubuza akubulali u Raf ukunika yonke imali yakho muyidla okwakho lokho

  • @NompumeleloNgidi-t9l
    @NompumeleloNgidi-t9l 5 часов назад +4

    🙆aphumule ngokuthula uDladla💔💔

  • @snenhlanhlakhumalofitnessc7312
    @snenhlanhlakhumalofitnessc7312 5 часов назад +1

    Mnewethu engathi Unyazi lungakukhumbula ngomsebenzi owenzayo

  • @KhulekaniPhakathi-q7m
    @KhulekaniPhakathi-q7m 5 часов назад +1

    Bhuti Thuleleni cela wenze into ethi ayibe ibhakede njengo babaMsweli muhle umsebenzi wakho

  • @orahthwala1875
    @orahthwala1875 4 часа назад +1

    Igama likammeli senginokungalithandi, esikhathini esiningi bathi bangabona imali yomuntu ingathi amabhubesi akade alamba, bagxuma bahlale bagovuze nayo, izinja zamagovu, amasela

  • @NombekoQumbisa
    @NombekoQumbisa 4 часа назад +1

    Akaboshwe lomeli isgebengu

  • @ZamaMvelase
    @ZamaMvelase 3 часа назад

    Waze wanonya ummeli akaboshwe ukhohlakele nje uyayidla yena lemali

  • @BonisiweKhumalo-q4l
    @BonisiweKhumalo-q4l 5 часов назад +1

    mmm bafo uyabhekana nezinkinga zabantu bakithi unkulunkulu wabona ukuthi uzokumela

  • @MpumeZuma
    @MpumeZuma 4 часа назад

    Bantu bakithi abalimalayo engozini ningavuni ukubhaliswa esbhedlela kusuke kungabameli labo u Raf meseyikhiphile imali asasahlangene,bayekeni abameli zulu omnyama 😢

  • @SbongileSbongile-h4h
    @SbongileSbongile-h4h 4 часа назад +1

    Iphutha kwalelo ukuthi imali eyami ngizogcinelwa umuntu yini nginganikwa imali yami ngizifakele Mina bank ummeli udla kahle baning abantu abakhayo ngabameli ummeli buyisa imali yengane mama azigcinele imali yengane yakhe alikho bank elith imali aliyifuni amanga lawo. Sengathi ungasizakala ma

    • @sethembilengidi3495
      @sethembilengidi3495 3 часа назад

      Yabona Uma imali ikubameli
      Bayayidla
      Alexander forbe wayethatha imali enkulukabi

  • @sithembilegumbi8022
    @sithembilegumbi8022 2 часа назад

    Yaze yadida kwa eyokuthi ihlala kanjani kummeli imali yomuntu onomzali.

  • @tenelenondumiso
    @tenelenondumiso 5 часов назад +1

    Waze wangabi nazwelo um'meli😭😭😭mara why🙌🙌 from 5M wena ubanikeza ama 4000🤔🤔

  • @Nozipho-bh5zd
    @Nozipho-bh5zd 4 часа назад

    Trust account DOTI WE ACCOUNT LOWO coz ayimsizi umniniyo,,,,, besicela hulumeni angenelele😢

  • @businzama6939
    @businzama6939 5 часов назад +1

    AWUUUUU KODWA NANI BAMELI NALAMA TRUST ACCOUNT ENU OKUGEBENGA ABANTU NIDLA IZIMALI NILALA KANJANI EBSUKU 😭😭😭😭😭😭YAZI KUNOBHUTI ONGCINE EDLULILE EMHLABENI IMALI YAKHE NAYO KUKHULUNYWA NGALAMA TRUST ACCOUNT ENU OBUGEBENGU 😭😭😭😭SEKWANELE BAMELI ABAYIZIGEBEGU KUNGANI NILOKHU NIKHIPHA O 3000 EMALINI ENGAKA YENGANE KUBUHLUNGU 💔💔💔💔💔ENIKWENZA EMINDENINI SEKUJWAYELEKILE

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 4 часа назад

    Kushukuthi mangase ahambs emhlabdni lomama lomeli kobe sekuphelile ngalengane Thuleleni ngicsla ubasize sebubuningi ubugebengu lamhlabeni

  • @AsiwakheGumbi
    @AsiwakheGumbi 2 часа назад

    Bhuti Sbu ngalomala engozini yebhasi ngo year 2005 umeli wangnika 3000 kuphela angiphindanga ngathola enye izigebengu abameli

  • @SeluSiwe
    @SeluSiwe 5 часов назад +1

    Lo Dr sengathi wazitholela igwinya nje imali ingaba sezandleni zakhe yonke ngobani what about izidingo zomntwana no man Dr winja

  • @PhumelaMgangala-ro1dj
    @PhumelaMgangala-ro1dj 5 часов назад

    😢😢😢ngxese mama

  • @MluFik
    @MluFik 5 часов назад

    Muhle umsebenzi wenu ningaphelel amandla niqhubek njalo. Baya bona ontaba ayikhonjw izahluleki eziqhumuza imali yabantu bexhakekile, sikhathele amasela ka ANC

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 4 часа назад

    Ukhohlakele lomeli kanti lemali ekabani ngoba ingane yakhe lena ubugebengu obani kubameli bakithi

  • @ZAMAMtetwa-r1j
    @ZAMAMtetwa-r1j 4 часа назад +2

    Ngalimala 2020 ku wheelchair I lawyer yami idelela jeso

  • @NompumeleloMkhize-e3k
    @NompumeleloMkhize-e3k 2 часа назад

    Aibo R4000 wani umuntu udinga izinto eziningi kabi nesimo nje akusona udinga extra care akamusu ganga lo Mmeli nkosi yami😭😭

  • @NtsakoMakhubele-d3k
    @NtsakoMakhubele-d3k 5 часов назад +1

    Igebengu lezi

  • @NomusaMswazi
    @NomusaMswazi 5 часов назад

    Ibalulek ngan vel le trust account

  • @joburgmatchonic
    @joburgmatchonic 5 часов назад +1

    heyiiii ayikho lento yakha yabaphi lento lo meli ngu tata walomntwana nalo into ethi xa efile lomntwana iza kubalilifa labantwana bakhe lom meli ukhohlakele lomntu

  • @NokwandaMkhize-q9h
    @NokwandaMkhize-q9h 3 часа назад

    Banobugebengu nabo abameli

  • @SiyandaManyathi-vf5kl
    @SiyandaManyathi-vf5kl Час назад

    5m ulokh ebanikez u 4000 umhawu ummeli

  • @KhulekaniPhakathi-q7m
    @KhulekaniPhakathi-q7m 5 часов назад +1

    Kodwa akaboshwe lo mmeli

  • @thandekalynette3951
    @thandekalynette3951 5 часов назад

    Nkanti lemali kusuke kungeyona yini eyezindingo zomuntu olimele

  • @AnitaMaci-j4c
    @AnitaMaci-j4c 5 часов назад +1

    😢😢😢Akana zwelo lommeli

  • @BonisiweNdebele
    @BonisiweNdebele 5 часов назад +5

    Abanye abantu bayadlala ngabanye abantu

  • @thandekalynette3951
    @thandekalynette3951 5 часов назад

    Ngiyakhala kodwa ngomthetho was south africa

  • @nsilayenja
    @nsilayenja 6 часов назад +2

    Ngqa empilweni yami ukubona umuntu wesifazane onamalim

    • @sunshine.T6158
      @sunshine.T6158 6 часов назад

      My brothers galfrend benamalimi too 😅

    • @sunshine.T6158
      @sunshine.T6158 6 часов назад

      Why imali ihlala kummeli or umthetho ushonjalo& what if the lawyer dies?

    • @ThembisileMaphumulo-s7m
      @ThembisileMaphumulo-s7m 5 часов назад

      Umthetho uma e underage noma kubonakala engathi uthintekile ekhanda​@@sunshine.T6158

  • @NikiweXulu
    @NikiweXulu 5 часов назад

    Mele aboshwe lomeli ngba uyisigebengu bonke bayaziphathela imali onjan lomama ophathelwayo

  • @hlengiweprincesszulushayam7864
    @hlengiweprincesszulushayam7864 4 часа назад

    Ayi bafethu kunzima kodwa ngivele ngehlulwe kukhuluma Thuleleni qhubeka bhuti wami kwande njalo mft2

  • @simangelemabanga8037
    @simangelemabanga8037 5 часов назад

    lo Mmeli uzenza u Mzali wale ngane usile

  • @nokukhanyasibiya9986
    @nokukhanyasibiya9986 5 часов назад

    Iyangicika lento yama Trusstee

  • @ThulaniMbuyazi-l5g
    @ThulaniMbuyazi-l5g 5 часов назад

    Awu nkoc yami shwele

  • @NompumeleloXulu-qw1iu
    @NompumeleloXulu-qw1iu 5 часов назад +1

    Second comment from Chicago

  • @anelisaphahla4439
    @anelisaphahla4439 4 часа назад +6

    Doesn't make sense why the Lawyer didn't want to give the mother her sons money

  • @sarahthato8445
    @sarahthato8445 6 часов назад +4

    First comment watching from Standerton mpumalanga 🎉❤

  • @NqobileNgubane-t1v
    @NqobileNgubane-t1v 4 часа назад

    😊
    L00p0
    😊P

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 3 часа назад

    Ibuhlungu lento bukanje ingane

  • @dikolizaskk5847
    @dikolizaskk5847 5 часов назад

    Lo mama u thetha kanjani ngoku?