Presenter before bengikungabaza doubt, but njengamanje as right now., sengiyakuvuma I am very impressed ngomsebenzi wakho. Usungenile egiyeni, keep it up my brother. Spot on
Malandela uyindoda enobuhlakani,I like how u handled tht guy with *N*on the head,uyeyisa this boy akafundisekanga,if edelela u mama wengane tht raised the kid then uZinhle must know she iz getting herself to an abusive guy,ngizibuza ukuthi how does he relate with his own parents if yena edelela abanye abazali,is education really damages our kids wen it comes to respect n family?Malandela part two pls
She is beautiful indeed and she needs a white dress not kipiting. The boys left left his manners in the toilet. Very arrogant and he not well trained from his childhood
Malandela is a real African King 👑👑🤴,he was raised in a warm and functional home,uyahlonipha abantu abadala,he couldn’t stand seeing umfo kaKhumalo disregarding uAuntie under his watch,i take my hat off to you King Malandela 👑👑,as for umfo kaKhumalo,i have no kind words,uyeyana lo mfana yooo 🙆🏿♀️,🤍❤️🇿🇲
This aunt is my mother and im not even close to Zinhle,im approaching my 40s but umama wami akaza nokuthi ngiyajola.Angikaze ngingalali ekhaya uma ngibuyile.Zinhle uyozisola sisi buyela ekhaya abafana laba
There are few things I have point out in this episode mfoka Ndlamini thanks handling this episode in this manner. And aslo to thank the aunty for taking care of this young lady of course she has to control her mouth no matter how temperature gos high cause some of the words a creat big scars that will take time to heal. 3. The young lady even if she loved the boy she is happy with him you can see her face, she needs someone to sit her down and counselor her so that she can understand life better than she seed it now. Lastly the boy uyadelela shame ufuna nje amadoda ethi ukumthintathinta kancani
The other thing please take them both ku counseling umama akwazi ukuthola usizo akwazi ukudlulisa what Eva happened to her sister 21 years back ngenye ye zinto eyenza umama Abe over protective ku Ndodakazi
Uyabheda Sakhile Zinhle uzozisola uAnti is really a great parent phuma kulomfana wena Zinhle why uvele iphele leEpisode without reaching the end come on Nyoni oart2 please
Sendikhona bhut ' ntshebe ndibukele apha eKapa originally from the Eastern Cape, I like your episodes, I learn a lot from them, Malandilandi, siyaklandela❤❤❤😅
Malandela awushaye lomfana ngempama eyodwa vo ngyakcela wenzele mina🙏🙏🙏🙏🙏
Nam ngkhalela leyompama cc kulesilima somfana
Uyadelela lomfana and amandla uwathatha kuZintle
Lol😅
PLEASE MALANDELA KAWULUNGISE I COUNTRY ISDINA NJE
😂😂😂 Ufunayona vele
WeZinhle ksasa lomfana uzokujikela lingakashoni ilanga zophinde akuthuke ngendlela ophethe ngayo uAnti wakho ngyakuzwela cc😢😢
To us we like b4 we watch
Thank you so much ❤
Presenter before bengikungabaza doubt, but njengamanje as right now., sengiyakuvuma I am very impressed ngomsebenzi wakho. Usungenile egiyeni, keep it up my brother. Spot on
I love the the interviewer. He is such an intelligent you man. Inhlonipho uyayazi...
Wee Zinhle awunyelwa umthombo onatha kuwo ngane yami,ngeke uSakhile abengumzali kuwe ,linye ilanga uzomkhumbula umamcane. Langoba usuthole uthanda ungadli usesulela phansi njengenkukhu,lungisa la ovela khona ukuze kulunge phambili,ungazumeki uvele ulibale ngezolo,ayikho into entsha phansi kwelanga, ukuba ngumuntu yikuzikhuza ngane yami
Aw Thixo😢, awunyelwa umthombo. Lomzali okuthathe wakufaka esbelethweni sakhe, be careful girl ans more careful
Mxm lengane iyanyanyisa yeses nxah😮ngenxa yepipi nje😮
Lomfan ngimhalela ngempama
Udinga yona qho impama lomfan
Kodwa vele osakhile khumalo bonke banjena abakwaz kukhuluma NAMI nginay owanginika ingane akadelela kanje
Impama ubala ufuna isagila
Isbhakela nesagila esinensimbi
😂😂😂
Malandela sicela u part 2 after 6months sibone lomntwana uzophelelaphi nalomfani
Nifuna ukbona i future isi bright 😂😂😂✌🏼
Kuthiwe "our future is bright" 😂
Nginawe lapho 💪
Seconded, part 2 awuze bo!
Uzinhle uhlulwe yini ukulinda
Gabhisa ingani plz mama 🙏
Ai cha bandla nalomfana uwathathaphi amandla okukhuluma nomakaZinhle yeyi weZinhle mntanami akuyena owakini uSakhile lona makaZinhle okwenze konke syabonga mzali ❤
UZinhle uyena okhulume kabi ngo Aunty wakhe kumfana. Nangu phela ethi " uZinhle makakhulume konke"...
Thank you so much for the support ,please subscribe,comment nd like❤🙏🏻
Love you Antie ❤
Lomfana indlela aluhlaza ngayo ku Aunty kuningi akwaziyo ngomnden ngaze ngamzwela uzinhle nkosi yam ngenelela thixo izngane ze2 nokuziphatha
Owe stepdaughter Sami usithuka ngako today..wamlahla nengane kiyimanje ubuyile ingane yondliwa yimi.
Abafana mawubaxoxela ngomndeni wakho bayadelela.Namuhla iyangihlonipha sihlezi.kahle akzmcabangi nalapha ahambe khona
Ngidabukela uZinhle kukho konke lokhu
Lomfana uzoylahla lengane ekgcineni izomkhumbula Aunt ngoba sizobona ikhulile
Lomfana ngimhalela ngenkulu impama😢 akahloniphi
Uya hlanya lo girl I'm over 21 too but I still ask my mom for permission if it's a no it's a no
Ibambe lapho sisi wenzakahle kakhulu ukulalela futhi ulandele izi mfundiso zomzali , indlela ibuzwa kwabaphambili .( umzali indlela yakho )nezibusiso zikumzali .
Good girl uJehova uyokubusisa manje ungakhohlwa ukuhlonipha umzali, uzokwandisela nezinsuku zokuphila 🤞
Aunt angiboni nokuncane oshayise ngakho,umkhulise kahle umtwana ukuthi bayehlula,Malandela ngaze ngayithanda inkulumo yakho uyindoda mfana wami❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉
Ukhulisile Aunty myeke hamba juba bayokuchutha phambili
Malandela ndikuphakamisela izandla especially ngokukhupha lo mfana coz uzenza ngathi wazi yonke into...... Zintle lo mfana uyakulahlekisa nawe uvumela ulahleka
Myeke Anti u - Zinhle enze intando yakhe . Ungabe usambangisa umsindo..Isisho sithi umvundla zowunqanda phambili !!!
Sicela i- Feed back noma u Zinhle esephasile ( amaresults ) .
u - part - 2 siyawudinga sizwe ukuthi u -Zinhle waphelelaphi noSakhile !
Zinhle mntanami Ayidumi kanje
Sis. Uyozisola indlela ibuzwa kwabaphambili nganiyami!!
Ngiyema lapho !!!
from : UK
NGAZE NGABUHLUNGU AMA 2K NGYAWABONGA BANDLA
Good mother keep it up I wish God can give you,your own child
Siyabonga mfwethu ngokususa leliphela lomfanaa ongenanhlonipho qhawe ngiyabonga walphatha kahle uhlelo
🎉Im watching in capetown
Auntie.. : yin oyithola kumfana ongayitholi kimi
Zinhle:: akukho auntie
Mina ngithi IPipi
😂😂😂😂😂😂
Finish 🍆
Vele yilo ipipi, namanga ngaphezulu...izithembiso ezingekho
Vele yilo n liyayisanganisa😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂🤦 injalo nje...
Kade ngilindile nkosiyami we Malandela lomfana uyadelela uyangidina yezwa akahloniphi
Awuuuu Malandela my favorite presenter"awume kancane ukuba romantic " looool🤣🤣🤣
Siyabonga Malandela wabonisa ubudoda ku Sakhile,kunzima ukubonisa umuntu ongaboni iphutha lakhe,umhlaba uyahlonishwa,amagama ayakhethwa,Kuwe Zinhle legunya elinosakhile yilezinto omtshele zona ngawe,mhlazana kwaphela inkanuko uzokwazi ukuthi uthando yini,njalo okunye imizi mayibuswe ngamadoda yikho izinto zinje
Waze wakhuluma kahle Malandela ikhekhe ayi ngiyakuvuma🙌🙌🙌
Malandela uyindoda enobuhlakani,I like how u handled tht guy with *N*on the head,uyeyisa this boy akafundisekanga,if edelela u mama wengane tht raised the kid then uZinhle must know she iz getting herself to an abusive guy,ngizibuza ukuthi how does he relate with his own parents if yena edelela abanye abazali,is education really damages our kids wen it comes to respect n family?Malandela part two pls
Shame uzintle akayazi impilo, umhlamba uya hlaba ntobazana
Waze wanginyanyisa lomfana Yaz....
Uzozi Sola cc umfana lo sozwa ngawe usubuya uncenga umzali
I'm from Tiktok and I support the couple but aunty is doing the right thing for both
Awukho ryt
Ngiyabonga present ngokukhipha lomfana osile umosha lengane
Asitsi Nkhosi Dlamini ,u were so intellingent ,uyadelela lombhemi lo nebubi . Well done zinhle bafana batokulaqata
Big up to Malandela ungichaze usumxosha u Sakhile vele ubengadingeki. Ngeke ngithi ngaluleka ingane yami nehlongandlebe libe liphawula udoti. Lomfana wahlula abazali bakhe nesiZulu akasazi. Bekufanele azithobe okwakhe bekuwukuxolisa nje kwaphela. Angifuni ukuphawula ngoZinhle usasanganiswe yinto umfana amzwise yona azozisola ngayo ksasa.
Lomfana uyophinda athandwe ubani mhla walobola.. Ovuthiwe boy kwa zinhle lo omhloniphi zinhle idla u prep plz
Yebo konakele kodwa they're a beautiful young couple above all..
She is beautiful indeed and she needs a white dress not kipiting. The boys left left his manners in the toilet. Very arrogant and he not well trained from his childhood
Ngisabawelu kwazi kubo kwalomfana ngimlande mathupha ngumfundise abantu 😅the future is bright 🔆 lengane idoomekile emqondweni
Lomfana seyonile lengane ei hlezi etshela lengane ukuthi vele akakuzali Aunt wakho wonke nje lamagama lomfana dinga induku
Akusekuncane 😢😢😢kodwa Jehova sengathi Unkulunkulu angayigada lengane ibuyelwe yizinqondo zayo.
Uyophaphama sekuLate
Uyndoda Malandela uyakwazi ukubeka inkulumo I Salute keep it up
Zinhle usakhula sisi but focus to studies, world has many challenges to come.Aunty nawe stop talking indly words to Zinhle please 😢
Wema Landela kanti uyamsaba yin lomfana ...noma uhlonipha I show mlethe laphakim ngimhlephule ngequpha
AUNTY.myeke u Zinhle uzozibuyela yena....lomfana uyobe esemthuka ngako ngelinye ilanga..
My stepdaughter wenza kznje ..wabuya after 3yrs ..namanje uyazisola usebengzne uyise wamxosha wamlahla.
Userite uyahlonipha nomhlaba useyawusaba❤
Ngaze ngamfuna lomfana ukumshaya ustrong umaka Zinhle mina kumanje nglunywa amakhwapha ngabe usenyile😢😢 weZinhle cc uyeyisa ususejele ngoba usuwazwi umphambili womfana
Ngaze ngafisa kwazi isiphetho sa sakhile no girl😂😂😂😂
I am with you
Wena mfana awuhloniphi
Wena ntombazane uma usemathandweni akukhulunywa ngezinto zakini ngelinye ilanga uzokuthuka ngazo lomfana ongasile
Siyabonga mamncane kagal ngokukhulisa ingane kasisi wakho abanye bayazi hlukumeza kodwa wena umthandile umntwana
Malandela is a real African King 👑👑🤴,he was raised in a warm and functional home,uyahlonipha abantu abadala,he couldn’t stand seeing umfo kaKhumalo disregarding uAuntie under his watch,i take my hat off to you King Malandela 👑👑,as for umfo kaKhumalo,i have no kind words,uyeyana lo mfana yooo 🙆🏿♀️,🤍❤️🇿🇲
This aunt is my mother and im not even close to Zinhle,im approaching my 40s but umama wami akaza nokuthi ngiyajola.Angikaze ngingalali ekhaya uma ngibuyile.Zinhle uyozisola sisi buyela ekhaya abafana laba
@40??? Hhay kahle cc ... You are exaggerating manje. @40 years you supposed to be in your house managing your family 😲🥺🤔... Hhaybo!!!
😢😢 ngicela abazana nabazali baSakhile bangyele kubo babacele bemyale kabusha aybo😮..........wenondashaza fuseg goduka uphume nj escefeni sokwendlala ikhaya ebafanen ngkhuluma ngabafana osazohlangana nabo because loyo usuqedile ngawe kyena uzokthuka uzonya khehla uzokbhaqa uth usath nyweee ath uyin wena akhaya goduka
Auntie akumuyeke uGal azenzele amaphutha naye. Uyofunda kuwona akhule. Myb ikona loku okwenze wathatha lesinqumo sokuyohlala nomfana ngoba uAuntie she's over protective. Kodwa yena umfana uyadelela inkulumo yakhe iwrong
Ayka pheli nje 🤔 kuvalwe ngombuzo.
There are few things I have point out in this episode mfoka Ndlamini thanks handling this episode in this manner. And aslo to thank the aunty for taking care of this young lady of course she has to control her mouth no matter how temperature gos high cause some of the words a creat big scars that will take time to heal. 3. The young lady even if she loved the boy she is happy with him you can see her face, she needs someone to sit her down and counselor her so that she can understand life better than she seed it now. Lastly the boy uyadelela shame ufuna nje amadoda ethi ukumthintathinta kancani
Serious cause this guy can change and hopefull it wont be too late ....this guy is so disrespectful yoh
Aicheke akuhanjwa kanje Malandala, Yaaa neeh syabonga aunty uthando aluveze kuZinhle sthembe nizophathana kahle
And Zinhle cc koksiza ukbuyele khaya ok kyaziwa suyajola but enze ngenhlonipho untshontshe hhaiii kth aunty sekfanele ezwengawe nomjolo wakho n abafana bayanxanxatha bakulaxaze, iphinkomo kamama khona suybhubhudlanje ngomkipito cha cc khula isezwenila 🤘
Thnks Malandela fo hosting this alone u make sense ma uwedwa ma libabili ngumsangano we disaster nje yodwa keep up the solo good work
True that uMalanfela bengamtholi kahle but now it's make sense. Ibambe kanjalo bhuti wami
Kodwa Zinhle ngani yami udela uAunti ngazinxa zalento engathi idla izihlungu uqhathwa yilecut enemigqa weeee ngane ngiyakukhuza
Auntie yeka uzintle, a funde ngamaphutha akhe, even though kuzoba buhlungu enqineli
Ngisasho we Zintle hamba 🕊...phambili.
😢😢zinhle hambekhaya sisiwami yabona ngoba ungenamama kukhona umama ujehova akuphe yena akugcinele yena eyiiii ngoba lomhlaba unzima sisi wami lomhlaba without umama sisi wami sengathi ungakhula ibuye ingqondo usemncane umhlaba lona umagade uyahlaba
😢😢😢😢ohh nkosìyami saz sahluphek
I future I bright zinhle
Lomfana uyedelela akabazi abantu
Yena udelela ngampela yazi🤔
Usezi bona eyindoda 🚮
U Zinhle uyena oyenza lomfana angahluniphi uAunty! Utshela lomfana izinto ezimbi ngo Aunty
@MkhabelaCecilia-hg9wb so true
Malandela scela u part 2 sesfuna ukuzwa ngobuntombi bukazinhle makuth uyaz ngabo akhokhe nginengane nam ehlolwayo engyofuna ukwaz ukuth mhla engasentombi bushonephi part 2 please
Zee plz go back home my sister 😢😢😢
waze wakhuluma kahle mawami yazi, mmmh malandela mf2 ay usebenzile wayfaka emqeni lentsizwa mbhumbhulu ,yamnandi show🙌🙏
Aunt usudlisa I team ngokumtshela ngomamakhe ongasekho emhlabeni bewuza kahle nje
Sisi ,uAunty ngiya understander , uphunyukelwe enziwa inhliziyo ebuhlungu wacabanga amaphutha enziwa mama kaZinhle omzalayo , usebona engathi noZinhle useya kuleyondlela .
Cha Zinhle angazi ukuthi ngingathi uyingane enjani mina undodakazi wami Una 24 years kodwa ngisamphathisa okwengane ngoba ngoba thina bazali sisuke sifuna ukunivikela hayi ngoba sinilawula uthando kodwa umfana wakho kodwa Zinhle umfana wakho hayi is make sure kodwa ke asazi ngoba lempilo oyikhethile uyikhethile
Part 2 Malandela pliz 🎉❤
Who else is coming from tik tok🎉😂
😂😂😂me!!
Me
Yeeey🤣
Kukhona bani lapho?
Yimi 😂😂
Iyhoo lengane izakuzisola
Lomfana uqhatha uZinhle no antie wakhe ngendlela akhuluma ngayo futhi uyedelela.ayi naye uZinhle imenemene
Yey angkaze ngafisa ukuba kulengxoxo nginembuzo kulelijongo.
1 malandela if umfana ngampela ubeyothanda lengane ngabe wenze ngawowonke amandla asebenze kanzima ayithathe ngokusemthethwen yena ewuMzilikaz engavum usisi wakhe ahlale nomfana kuzinhle kulele kunye kube kubili ngabe kyavusana abafana laba yey
30:21 Big-Up Auntie 💪💪👏👏👏👏 Auntie but 31:19👎.
There is no future lana 😢
Waze wakhulumisa kwa Dudu khoza ❤aunt ka zinhle❤
Malandela.ngizolokhu ngishilo ngicela impama nje 1 kulomfana
Thula wena Sakhile, myeke ahambe ayohlala nomfana uzomlahla kusasa.Hlala noSakhile wakho ntombazane
Kwaze kwabuhlungu,,,, umfana ngimhalela nge mpama eyodwa nje
The other thing please take them both ku counseling umama akwazi ukuthola usizo akwazi ukudlulisa what Eva happened to her sister 21 years back ngenye ye zinto eyenza umama Abe over protective ku Ndodakazi
Isdwrdwe nje somfana esingena respect lesi, udinga impama nje
Dankie aunt nawe bhuti malandela noma
Owami umzali ngabe semfake impama lomfana 😂😂😂
Yooooh kwaze kwanzima
Yeyy akaze ngicikwe umfana kanje nobubi ngathi ukhafula izono esho ngobumnyama ngathi uphuma edidi rehashing aisuka uyangicika nakho loku kwekhoyi khoyi eliwuzinhle kuyabhayiza usazomgila lomfana sobe sikhona sibuka nawa amehlo ankanke umbombo nxxx bayanginyanyisa
Malandela sis lOmfana uyicuphile lengane uyidlise amakhubalO lenja shayalenjengempama emehlweni sis
Mama mdedele ayozihlalela emkipitweni wakhe ,umhlaba uzomqoqa
Uyabheda Sakhile
Zinhle uzozisola
uAnti is really a great parent phuma kulomfana wena Zinhle why uvele iphele leEpisode without reaching the end come on Nyoni oart2 please
Kodwa Zinhle .....uyathanda lomama benyeke afundise if angathandi bezama ukukhosela not ukuvalela kakhulu 😢
Syabonga malandela kyedelela loku komfana
Cmng frm tik tok cel nimutshen umbalii oqhakazil osecheleliwe ukuth kuyashisaaa
Waze wabheda wemfana, usithathaphi isibindi esingaka sokukhuluma nomzali wengane. Uyedelela wemfana, uphakeme. Uzothola omunye kusasa, luzophela lloluthanjwana lwakho. Ngokumnika ipipi nje, usumnike konke. Awunanhlonipho wena mfana, uyedelela nje kwaphela. Zinhle zizokushaya izinto, uzomkhumbula u anti wakho .Usetshela wena mafikizolo
Wayibeka kahle Malande👏👏👏 Aunty waze wathobeka
Zinhle ukhulume kabi ngekhubo kumfana manje ufuna ukubonisa ukuthi unolwazi oluningi Zinhle akukhulunywa ngekini kumfana uyeyisa lomfana akafundusekile
Eyi garl zowa cc ngijime kakhulu mmmm yafika bafaneni bazoqothula ngaze ngazwela mhla suthi wena lomfana yozwa ngathi uyasha yothuka kwangako loshiya khaya sekubukilenje kuthi wunasimlo wuphatheki
Lengane ijikela ubabekazi wakhe ngenxa yomfana,one day lomfana uzomphathisa okweslwane since azi ukuthi uthembele kuye.
Sendikhona bhut ' ntshebe ndibukele apha eKapa originally from the Eastern Cape, I like your episodes, I learn a lot from them, Malandilandi, siyaklandela❤❤❤😅
Yeeeeeyiiii lomfana uyadelela yerrrrrr ziphi intanga zakhe kezingiqgemele yena ingozi ezohlonipha akukhulwa ke makungenanhlonipho kanje wezingane anihloniphi xem
waze wedelela umfana yerrrrrrrrrrrr ufunan nje kwakona kulenkhulumo ngobe uyena yhiii, please save this episode for this girl, akabazi abafana.
Zintle awuyazi indoda izokujikela😮 kulo thando ungathi ungene ngekhaya lakho
Muyeke anti sozibona ukuthi sokhulile ngan vele ugcinekhona kumfana
Syabong Full episode seskhona
Auntie ngiyayithanda indlela othobekengayo unkulunkulu namadlozi akini akubusise ngengane ezokulalela ikuhloniphe