Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Ngiyayizwa mina impunga. Futhi ngizwe kahle ngiyabonga sengathi uJehova nabakoMbanjwa bengasigcinela wena, uyiqhawe lami mtakamkhulu amen.
Maye kodwa syakhula Mpunga Yesintu ngawe. Mina nje isintu ngisazi ngawe ngamakhehla akwembethe Mkhulu Mpunga. Makwande Khehlalami!🙏
Ngyabonga kwangathi ukhuluma Nami kwande phunga yesintu
Yakhuluma impunga yesintu ngaze ngajabula indlela obeka ngayo onezindlebe uzwile'sibonge mkhulu umsebenzi omuhle nokusikhombisa indlela
Mmmh ngyaysaba injula lwazi nokubona banzi okukuwe Mpunga yesintu syabonga 👏🤝
🙌🙌impungaaa siyabonga ndoda yamadoda ubisi lwethu osincelisa Lona sikhule omkhulu sebengasekho
Thokoza mkhulu 😢😢😢😢ngibonge ukuvulwa amehlo mkhulu ungath usho kumina yooh sengiyasbona isizathu sezinto ezenzeka kumina ...bengingaz sonke leskhath kodwa ke lenkulumo isingisizile sengisaz ukuthi ngenzenjn
Ngyakbonga okuthe angikukalele ngoba sengiphendulekile nami inkosi namathongo akoMbanjwa ikwandisele isneke onaso ngabantu basemhlabeni👏🙏
Waze wantkhulisa Mpunga ngyabonga 😊
Uyindoda mpunga yesintu
Siyabonga Mkhulu
Inamandla lenkulumo yazi 🙏🙌
Makwande mkhulu...🙏
Ndiyayivuma impunga yesizwe.
Ngathi ubhekise kimi nqo ngiyasola uyangibonà😂
You are not alone mtase 😂
Ay cha nami lena ibheke kimi nqoh...ake ngiyisukumele.
Eyi wakhuluma ngami mpunga😥
Yimi lowo Mpunga akusahambi kahle
Hmmm waze wakhuluma nsizwa,into ezenzekayo ngqo empilweni zabantu
Amandla wodwa 🤗🤗💪💪💪
Thanks mkhulu 👏👏
Mpunga🙌🌄
Mkhulu ukhuluma nami😢imali ayihlali. Ngithi ngihole Thursday ngey 7 kodwa namhlanje ayikho iphelile angikathengi nokudla
Mfoka Mbanjwa uyaqeqebula mnewethu ngiyakhula usuku nosuku Thokoza Mkhulu
Molweni mkhulu Ei xa uthetha kanje. Uthetha nqoo nam mpunga siyabulela
😢 waze wangithinta khehla ei kuphela ezandleni ngikhokhele abantu kuphele ngoswayi.
hhaiboh mkhulu,wenzani usukhuluma nami manje
Ingathi usho kimina Mkhulu😢 akusenzima
Yaze yajula Mkhulu
Sikhuleke emphelanda cha ngitha'ngibonge ngolwazi olujulile umenjalo Mpunga
Baba kwangathi ukhuluma nami konke okushoyo kubhekene naminuqibo kusukela emalini okomuntu wesilisa ayi sengivele ngakhohlwa nje
Eyyyy imina loyo ngyabonga kakhulu
Kdw uyashaya sengiyafisa ukubona mpunga
Siyabonga
Cha Mpunga isingeniso sakho utusa ILembe siyasithanda qhubeka ngaso
Yoh wakhuluma nam ngqo!😢
How much do you charge for consultation bengfisa ukusondela soon
He don't do consultation...he only gives spiritual advises only
Face to face EMPHELANDABA (1 hour): R300Phone call: R 350 for 30 minutes R 450 for 1 hourI stand to be corrected. 🙂
❤
Yhooo ngathi utsho kum ngk😢😢
Inkosi ikubusise
Amen
Ndicela undincede apha . Ndingu Mxhosa ndithandana no Sisi on ongu Mzulu. Yintoni ekufanele ndiyayenza
Ey ingati uthetha nam baba
MPUNGA SIYABONGA KWANDE KHEHLA
Ngiyabonga ukungivula amehlo
Mpunga yesintu please ngcela uchaze ukuthi indaba umukude Kuba u 350 u30 minutes. Ngabe usho Uma uza kumuntu lapho ekhona Noma usuke Ukwenza ngocingo?
Qhawe, Usho Kwimfolomfolo...Uma Nibhunga Emoyeni.
@Mondli nisuke nixoxa ngokocingo uma ukude. Uma eyichaza wathi luyagqilaza ucingo kunokukhuluma umlomo nomlomo.
Ukhuluma nami la mkhulu 😢
Impunga
Yageqa amagula iMpunga kwangathi ibhekise kimi ngqo.
Ngoba umlwanjana onganile. Uyayishisa yini empepho emzini wakho nomkakho
Ubike izingane zakho
uyafika egoli mkhulu
Ngyabonga bhuti
Ake ngibonge baba uMbanjwa ngezifundiso zakho eziphilisayo. Ngisacela ukubuza baba_ Ulwimi olukhulumayo limnandi; libizwa ngokuthiwa yisiZulu. Ngifisa ukwazi ukuthi abantu ababizwa ngamaZulu bafika ngawuphi unyaka eSouth Africa futhi babevela kweliphi izwe? Inkosi uShaka yabuthola kanjani ubukhosi? Ingabe oSibiside no Zwide no Mthethwa babengewona yini amakhosi? UShaka ingabe yena wayenayo yini inkosikazi? Unina uNandi wayezalwa kuphi? Ngiyabonga kakhulu baba ngisazophendulwa. Danko!
Ngicela ugugule efonini yakho kune group okuthiwa isihlangu sikazulu uzuluthola ulwazi mahala lapho kubongamina
Lol mfo Ka Mbhanjwa uthini na Waze wangihlekisa zisho bhuti ungadinwa
Onkosi mkhulu ukhuluma nam uqobo ngigcwilile komashonisa mkhulu
Ngake ngakuboniswa mpunga ngilele angazi lokho kusho ukuthin
Kusho ukuthi sondola ephela ndaba kunomyalezo wakho kwi mpunga
Kade sasi zenza ithebe
Thokoza mkhulu
Baba nginenkinga apha ngiyingane yentombi so ngiye ngayohlala komalume manjer nenkinga khona okuseswini akuyeki toilet so lento ivale izinto zam mali angiyiboni yaphi yasebenza nobudlelwane abulungi ngiziwe ngatya magobongo ngagezwa but kuyafana mpilo nzima😢
Mmmmm
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10;1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Wena unjalo uyaphapha nalolukholo lwakho
😅
@@siyabongangema6312 Phendulani Madlokovu bo 🤣
Uyagula wena, uyi psycho
Yambon lo uyazihamba inyanga uzophapha Lana ngibazi kahle abakhulum kanje

Face to face EMPHELANDABA (1 hour): R300
Phone call: R 350 for 30 minutes
R 450 for 1 hour
I stand to be corrected. 🙂