Ukhokho wakho | Indlu kaKhokho nezinto ezidingeka kuyo

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 5 янв 2025

Комментарии • 62

  • @mlamulishabangu2081
    @mlamulishabangu2081 11 месяцев назад +2

    Fuze, Mapholoba lendaba ibikhuluma nami ngqo, ngiyabonga ngoba ilangiyakhona kumanje kwelaKhokho.Inkosi ikubusise ngolwazi lwakho.

  • @thembekasikhakhane9998
    @thembekasikhakhane9998 11 месяцев назад +4

    Syabonga kakhulu Mkhulu ukusicacisela ngendaba kaKhokho.Ngicela ukubuza ukuthi iziphi izinto ezidingwa uKhokhokazi njengoba ususifundisile ngezinto zikaKhokho.

  • @menzivilakati-yb8df
    @menzivilakati-yb8df 11 месяцев назад +2

    Mthandeni song 'esadlwana' Thank you mpunga

  • @Mank_Mindset
    @Mank_Mindset 11 месяцев назад +5

    Lalela Zulu✨🖤🖤🖤💯

  • @menzikhanyile2697
    @menzikhanyile2697 11 месяцев назад +1

    Ujule kakhulu 🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽💯💯💯💯💯

  • @mandlenkosisintombela3596
    @mandlenkosisintombela3596 11 месяцев назад +2

    Syabonga ukuvuswa kakhulu kangaka ngokubaluleka kuka Cocoa

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 11 месяцев назад +2

    Siyabonga Mpunga enkulu, mfoka Magushwa awuke uthinte ngelinye ilanga ngokugqokwa kwama ring siyindlu empitsholo kucaza ukuthini ukufaka ring ngiyabona nawe lapho ufake i ring..

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  11 месяцев назад +2

      Kuwumkhuba nje wondlebe zikhanya ilanga uma beshadile awu! phela thina sizwe esimpisholo syathatheka sawafaka nathi, nami lena ngayithengelwa umkami ngayifaka ayoni luthoke kodwa.

  • @MxolisiHlongwane-sp3si
    @MxolisiHlongwane-sp3si 10 месяцев назад

    Ngyoze ngifike kodwa kuwe ❤

  • @qhaweoyi9832
    @qhaweoyi9832 11 месяцев назад

    Siyabonga mkhulu ,akunzima ngoba sikhula abazali bengasekho,manje umlando asazi sizowuthola kuphi

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 11 месяцев назад

    Mkhulu ngelinye ilanga uboke ukhulume ngokujula koNgiyane nomgomo yakhona uma ikhona futhi uthwala indoda esiganiwe futhi ungazithengela woma mawuthanda
    Siyabonga Mkhulu

  • @dorothykhawula9118
    @dorothykhawula9118 11 месяцев назад

    Asbonge incazelo ngokhokho uma ukhokho kungowesfazane kubekwani emsamo na noma kuyefana ngokhokho wesilisa? Ngicela ukuchaze lokhu. Amen

  • @maroxmysta
    @maroxmysta 10 месяцев назад

    Ijule kakhulu lendaba osicobelela ngayo...siyabonga mpunga yesintu kwande

  • @sphesihlndebele4841
    @sphesihlndebele4841 10 месяцев назад

    Umkhulu kunomkhulu mkhululu 👏🤞🙏🙏🙏

  • @sthembiledladla4221
    @sthembiledladla4221 11 месяцев назад

    Siyabonga kwande

  • @glenngwenya1084
    @glenngwenya1084 8 месяцев назад

    Asibonge Mpunga ngalendaba inzima ngoba mina ngishaywa yiko loko kuka khokho kamama ongenayo indlu ekhaya elisha. Kodwa uma lapho sikhona singekho isibaya ngoba indawo ayivumi senza kanjani?

  • @petrusmnguni6737
    @petrusmnguni6737 11 месяцев назад

    Wayihlahla mfoka Mbanjwa syabonga mnewethu uShembe akubeke🙏🤝

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 11 месяцев назад +1

    Siyabonga kakhulu mfoka Mbanjwa, ulwazi osinika lona lujule kakhulu. Nam ngiqeda ukuyakha nje emzini wakithi.

    • @SaziKhoza
      @SaziKhoza 11 месяцев назад +1

      Mawakhe emadolobheni ispace sesibaya singekho umngenisa kanjan ke

  • @mazwimazwi3136
    @mazwimazwi3136 11 месяцев назад

    Sawbona mkhulu NAMI ngisele yini qabanga Siyabonga.

  • @ntuthukombhele1746
    @ntuthukombhele1746 4 месяца назад

    Siyambonga omdala wezinsuku ngokusilethela wena kules’zukulwane, uyasikhanyisela

  • @Biela178
    @Biela178 11 месяцев назад +1

    Eyi waybeka lendaba

  • @ngqondozulu8679
    @ngqondozulu8679 11 месяцев назад

    Manje Mpunga uma amanxiwa ingasekho indlela yokufinyelela kuyo

  • @siphosgwili7686
    @siphosgwili7686 11 месяцев назад

    Syabonga mpunga uthixo akhulise umsebenzi wakho. Manje makukuthi ubaba akaphumanga ekhaya nami futhi ngikhona angiphumile okabani phakathi kwethu ukhokho okuyena obusa kuleli Khaya ngoba Shuthi lelikhaya selinokhokho abathathu?

  • @menzikhanyile2697
    @menzikhanyile2697 11 месяцев назад

    Impungaaaaaa

  • @SaziKhoza
    @SaziKhoza 11 месяцев назад +1

    Syabonga

  • @SizweLuthuli-i2z
    @SizweLuthuli-i2z 11 месяцев назад

    Mina ng'cela igama le ngoma

  • @NokuthulaThule-n4y
    @NokuthulaThule-n4y 6 месяцев назад

    Hayi butomdala ngiphelelww amazwi yazi yu give me all but ngicela ukbuza nimgeza kanjan en manimngenisa nimakhela hloboluni lwendlu kuba around noma iqhugwane yin okunye nigcela ukbuza Ngcobo niqala
    Nimngenise ngembuzi yin mande nimenzele umsebenzi omkhulu haweee ngaze ngajula ngembuzo ngyabonga ngzolinda impendulo ngyaxolisa ukuba mude

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 11 месяцев назад +1

    Mpunga Yesintu isibani sezwe esikhanye naphesheya kwelwandle kwathokoza nezifundiswa

  • @zanothandoasamkele2186
    @zanothandoasamkele2186 10 месяцев назад

    Syabonga ngolwazi
    Kepha senzenjani uma ungawazi ukuthi amanxiwa akuphi nokuthi washona kanjani washonelaphi?

  • @SizweCele-rw8if
    @SizweCele-rw8if 11 месяцев назад

    Mmmmm kodwa engath ungawegeqa amagula kule nkulumo🙏💯

  • @mnqobikhumalo3120
    @mnqobikhumalo3120 11 месяцев назад +1

    Sincela kogwansile siyabonga ukusicobelela ngolwazi olubalulekile kanje.

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 11 месяцев назад

    Siyabonga ❤❤

  • @sibusisosehlabela1419
    @sibusisosehlabela1419 11 месяцев назад

    Ewu Mkhulu wayithinta indaba wajula indaba kaKhokho ujule kakhulu ngoba sikhula nje asiwazi umlando kaKhokho akusekho namuntu ongasilekelela ngendaba kaKhokho ngoba akwaziwa lutho.Ngiyafisa kumenzela okuthile uKhokho njengoba sengifundile kepha angazi ngicalephi.

  • @nosiphosithole143
    @nosiphosithole143 11 месяцев назад

    Mmmm... Yaze yajula lenkulumo. Ikhuluma Nami impela. Ngoba kumanje ngimbethwe uyena ukhokho ngoba Kade eyewuhlulisa umsebenzi ungamukelwa muntu.

  • @nkosiemhlongo7567
    @nkosiemhlongo7567 11 месяцев назад

    Asibonge baba mbanjwa ngalenkulumo

  • @SphiweNgubane-u7y
    @SphiweNgubane-u7y 11 месяцев назад

    NDUNA KANDABA🙌🙌🙌🙌🙌

  • @SphiweNgubane-u7y
    @SphiweNgubane-u7y 11 месяцев назад +1

    KHEHLA NGIYFISELA IKSASA ELIHLE MPUNGA YESINTU TV KUMA GUMBI WONKE WOMHLABA🙏

  • @SiphilangezwiKhanyile-fx3lr
    @SiphilangezwiKhanyile-fx3lr 11 месяцев назад

    Umm yey wayithinta mnewethu yabona ukhokho uma engekho ekhaya inqola iyabhajwa odakeni

  • @sbonisosabelo7051
    @sbonisosabelo7051 11 месяцев назад +1

    Mpunga ngicela uyifake ku Tok le video ukuze ngiyi share negroup yomndeni🙏

  • @BhovaOdlamasaladi
    @BhovaOdlamasaladi 11 месяцев назад

    Injini yempilo yomntu ngyakuzwa mkhulu weSizwe sethu aww makwande

  • @sbonisongcobo8809
    @sbonisongcobo8809 11 месяцев назад

    Nakhu ngikuzwa ubiza u"Nokhonjwa"... kanti nami ngiyamubiza mengizithakazela

  • @ZinhleMthiyane-z7u
    @ZinhleMthiyane-z7u Месяц назад

    Mapholoba unayo yini imbiza yephika umama uyafa iphika

  • @stoneybeer1647
    @stoneybeer1647 11 месяцев назад

    Kunjani mpunga yes yesintu ngino mbuzo ngidinga ukwazi mangabe ungazi ubaba wange mpela okuzalayo kuyamisa izinto zomuntu nezi nhlanhla mhlambe ngoba abo mama banezi mfihlo zoku phanisha abantwana benge nacala?

  • @McolisiMaduna-hc1qn
    @McolisiMaduna-hc1qn 11 месяцев назад

    Zitholakalaphi lezincwadi?

  • @McolisiMaduna-hc1qn
    @McolisiMaduna-hc1qn 11 месяцев назад

    Cela kubuza zingaki izindlu zangenhla?

  • @BoniDlamini-v2h
    @BoniDlamini-v2h 11 месяцев назад

    Thokoza khehla siyabonga ngicelu kubuza yini qabanga kucimi bani ngakulo

    • @nkanyisondlovu3151
      @nkanyisondlovu3151 11 месяцев назад

      Yinduku emfishane efana nesagila kodwa yona imfishane kakhulu, imvamisa iphathwa yizo izinyanga nezangoma, uyayazi inkinga yigama layo obungalazi

    • @BoniDlamini-v2h
      @BoniDlamini-v2h 11 месяцев назад

      @@nkanyisondlovu3151 impela yili gama ebengingalazi ngiyabonga thokoza

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 11 месяцев назад

    Khehla Thokoza,ma ngabe ukhokho wafela empini kwenziwa njani?

  • @thandabantuluzuko1373
    @thandabantuluzuko1373 10 месяцев назад

    Ubani uKhokho?

  • @sihawumathe3594
    @sihawumathe3594 2 месяца назад

    Ngicela ukubuza ukuthi uma ubika ekhaya elikhulu ukuthi usuvuse umuzi kababa wakho. Uma usuhamba nomkhono wembuzi uyobika umuzi, ngalolo suku emsamo ekhaya elikhulu ubikela ukhokho kuphela ukuthi asihambe ngiyobika umuzi..uyena ukhokho ozihlungelayo ukuthi ubani ovumeleke ukuhamba naye ngokwenhlambuluko?

  • @duduziemmaneulmbokazi1546
    @duduziemmaneulmbokazi1546 10 месяцев назад

    uKhokho ubani, uMkhulu kaBaba na? okanye ilowo esit xa sihlehla noMlando wokzalana kwabantu bakut

  • @nkosinathimzomuhle-bk1km
    @nkosinathimzomuhle-bk1km 11 месяцев назад

    Sawbona mkhulu ngicela kubuza kuthi yini iqabangi
    Ngiphindengicele kubuzakuth kufaneleyin ungumfana ekhaya ubenendlu yakho ukhokho engenayo indlu yakhe nomkhulu engenayo indlu nobaba umncane engenayo indlu uma ungumfana omncane ekhaya kungabanabuphi ubungoz bokuth ubenendlu wena nonke lababantu bengenazo izindlu?

  • @SphiweNgubane-u7y
    @SphiweNgubane-u7y 11 месяцев назад +1

    KHEHLA NGISACELA UKBUZA MAWQALA WAKHA INDLU UQALA NGAYIPHI?

  • @mbongisenigcwensa5882
    @mbongisenigcwensa5882 11 месяцев назад

    Ngisalile ekugcineni yini iqhabanga limi kanjani?

  • @andileenzymkhize1147
    @andileenzymkhize1147 11 месяцев назад

    Q: Ubani uKhokho, uzala uMama noma uBaba?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 10 месяцев назад

    Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13..

  • @shemaneexpressdeliveriespt8869
    @shemaneexpressdeliveriespt8869 11 месяцев назад

    "We babamkhulu besilizwile izwi lakho, sahlulwa imithetho, thambisa"
    Sizobhajwa sibaningana la mtwan'ekhehla...

  • @georgeabraham4136
    @georgeabraham4136 11 месяцев назад

    Who must build the house of Ukhokho since he had 5 kids, and 2 wifes

    • @njabulonjebz5100
      @njabulonjebz5100 11 месяцев назад +5

      Zonke ingane zabafana masezakha imizi zizoyakhaa lendlu

    • @nomvulaveronicangema566
      @nomvulaveronicangema566 2 месяца назад

      Uma ungumzukulu uyintombazane ungaganile futhi unabantu abadala ungakwazi ukuyakha yini indlu kakhokho