SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngabulala ubaba ngoba wayehlukumeza uMama | S2-EP113

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 янв 2025

Комментарии • 171

  • @NobesuthuNdlovu-f9k
    @NobesuthuNdlovu-f9k 10 часов назад +4

    Aaaaah kwababuhlungu indlela owatshona ngayo kodwa liqhawe ubhudi . Walwela umah wakhe laloba kwaphetha kabuhlungu ,❤

  • @AkhonaNonkonyana
    @AkhonaNonkonyana 2 дня назад +16

    Yazi indlela olwenza kahle ngayo uhlelo kakho Lungster uvele uhlale endabeni ungalokho undimoshela ixesha ubuza ukuthi wayekhula nabobani kwathini uvele nje uhale ngqo endabeni Enkosi sisi❤❤❤❤❤

    • @Janemthembu-h3h
      @Janemthembu-h3h 22 часа назад

      Kahle wena qala olwakho uhlelo wenze mathanda wakho

  • @KhotsofetseMdlazi-nd2gx
    @KhotsofetseMdlazi-nd2gx 3 дня назад +27

    Siyabonga ukukhuluma iqiniso bese wamkele u Jesu njengenkosi nomsindisi wempilo yakho

  • @carolinemapurisa3792
    @carolinemapurisa3792 3 дня назад +30

    Yaze yangbusisa ivoice kaguest....❤ ngyamzwela kodwa....he's going thru a lot emotionally ....

  • @SiphodethuNcwane-v7j
    @SiphodethuNcwane-v7j 2 дня назад +17

    😢😢😢😢😢😢😢😢wahlukumezeka ubhuti udinga nimxolele ay ukumbophisa😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @ntokozondlovu4434
    @ntokozondlovu4434 3 дня назад +19

    Wenza kahle bhuti uvikele umama wakho,ngoba ekugcineni wayezophela embulala engenzanga lutho.

  • @jeremiahmjerana6447
    @jeremiahmjerana6447 2 дня назад +10

    You did the right thing bafo no one can allow his/her mother to be abused because of only marriage never i can also do it dont regret bra 👋👋👋👋

  • @thembishezi-y5e
    @thembishezi-y5e 3 дня назад +19

    Sengathi no mama can find it in her heart to forgive her son bantu...ngiyamxolisela

  • @phumlamazibuko3003
    @phumlamazibuko3003 3 дня назад +14

    Ubuhlungu abuzwa bafo angimsoli kubuhlungu ukubona ubababe shaya mama. akufunde ukuzixolela

  • @zesuliwehlatshwayo
    @zesuliwehlatshwayo 3 дня назад +26

    Siyamxolisela bakithi kunzima ubona umzali wakho ehlumezeka wayesemncane uthatha inqumo ngoshesha

  • @Noluteequeencess
    @Noluteequeencess 3 дня назад +21

    THANK YOU FOR REDUCING THE PREVIEW!!! The old 2 to 3 minute preview was way too long.

  • @carolinemapurisa3792
    @carolinemapurisa3792 3 дня назад +37

    After your family forgives you,give your life to Christ and live for him bhuti....

  • @ZamaZah-l7x
    @ZamaZah-l7x 3 дня назад +20

    Yooh kwakunzima ngeke inkosi mayikuthethelele nawe uzixolele

  • @BoelaRaletele
    @BoelaRaletele 3 дня назад +7

    Lungsta reya orata from the Freestate Basothong kwana❤

  • @GuguMajola-m8x
    @GuguMajola-m8x 3 дня назад +11

    Kubuhlungu khona ukuhlukumezelwa umzali obewa evuka nawe kodwa bhut wathatha isinqumo esijule kakhulu😢

  • @samelihle
    @samelihle 2 дня назад +5

    Akangaboshwa nkosiyami kunzima ukubukela umawakho ehlukumezeka😢

  • @ThenjiweNonhlanhla-xp1gg
    @ThenjiweNonhlanhla-xp1gg 3 дня назад +7

    UThixo akuxolele nsizwa. Cela intethelelo. Iqiniso liyakhulula mfana wami kunzima kunjalo. Yima isibindi ngane,Uyasiza ngeqiniso uThixo.

  • @ThokoSimelane-y1n
    @ThokoSimelane-y1n 3 дня назад +11

    Kwabuhlungu nkosiyami 🎉🎉

  • @thembishezi-y5e
    @thembishezi-y5e 3 дня назад +13

    Use ngaze abophise umfowapho pho,yebo wenze I phutha...makaxole Phela,Hai I jele bakithi

    • @XolisaniEzrom
      @XolisaniEzrom День назад

      Wena ubungeke umbophise ebulele ubaba wakho

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 3 дня назад +15

    Igazi lomuntu liyakhuluma bakithi!!!

  • @Thee740
    @Thee740 3 дня назад +12

    Hai cha Isgaxa phela lesi esishiwo ubhuti ! Kusinda kuyehlela Nkosi Yami, engathi uJehova angakuthethelela bhuti noMama aphole amanxeba. Okwethu ukulalela kuphela.

  • @buyiemkhize6978
    @buyiemkhize6978 3 дня назад +20

    Mhh i voice yakho bafo ingenza weak ❤, Lungsta cela ungibuzele kuloyo bhuti ukuthi uyayidla yini ivajayna😂😂😂😂

  • @KeabetswiMgobhozi
    @KeabetswiMgobhozi День назад +2

    Nxese mfana ngiyezwa mina ukuhlukumezeka into ebuhlungu. Phephisa kubo wasuka wahamba ngoba manje bazokusola. Ibuhlungu ndodana.😢

  • @JabuJabulile-f5v
    @JabuJabulile-f5v День назад +2

    Ubhuti wahlukumezeka kubuhlungu ukubona umzali ehlukumezeka phambi kwakho ukumbophisa ngenke kwasiza lutho

  • @JulietMathenjwa
    @JulietMathenjwa 3 дня назад +24

    Wenza kahle wena Bhuti,ukukuhle phela ukuthi nizofela izono eningazazi umuntu esehlulwe iGoli.

  • @phindilemaphalala8962
    @phindilemaphalala8962 3 дня назад +4

    Akukuhle ukubulala Mfana wami but hhayi ayasihlukumeza amadoda Hey i ayasihlukumeza , ayasihlukumeza.

  • @WelekaziGayika
    @WelekaziGayika 11 часов назад +1

    Abakwa blaq life mabamkaphe xa eyobona family yakhe angahambi yedwa please uneeda I support

  • @jabulilezwane124
    @jabulilezwane124 3 дня назад +10

    Eish kunzima ezinye izinto uzakwenza wrong ungazimisele🤞🏻
    Unkulunkulu akuthethelele nawe uzixolele kunzima

  • @Janemthembu-h3h
    @Janemthembu-h3h 21 час назад +1

    Ungayi kini baze baphole nobaba wayengambulala umama wakhe wena bhuti omdala ukhohlakele njengoyihlo

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 3 дня назад +11

    Lento ye GBV ihamba ibanga elide 😢😢😢😢

  • @thulanivictordube-nu5sm
    @thulanivictordube-nu5sm 2 дня назад +2

    Sengathi ungakuxolela umndeni bhuti ngiyakwazi ukuhlukumezeka kamama ehlukunyezwa ubaba ngempela ungacabanga noma yini ubhuti wakho kusho ukuthi wengabuzwa ubuhlungu ngendlela owawuzwa ngayo if ubona ubaba ehlukumeza umama angisho ukuty wenza into enhle kodwa ngiphuma kubo lobo buhlungu bokubona umama ehlukunyezwa ningazi nizokwenzenjani ningenaye umlamleli uthole ukuthi nibancane nonke ekhaya aninawi amandla okulamlela umama siyezwakala isizathu abakuxolele ekhaya😢

  • @SabeloNdlovu-o9s
    @SabeloNdlovu-o9s 3 дня назад +12

    Mina ngombono wami angaboshwa abantwana bethu kumele besivikele plz

  • @DuduCbiya
    @DuduCbiya 3 дня назад +8

    Yaze yabuhlungu lendaba sibonga kuthi aphumele obala ubhuti

  • @phumlamazibuko3003
    @phumlamazibuko3003 3 дня назад +8

    Lobafo mdala wathula wabukela umama wakhe eshaywa wathula umawakhe ehlukunyezwa

  • @munyaradzichiremba5586
    @munyaradzichiremba5586 3 дня назад +4

    Angiboni kuwumqondo omuhle ukumdedela abuyele ekhaya bese umndeni uzihlulele. Ngingalindela ukuthi iziphathimandla zaziswe ngokushesha

  • @NompumeleloNgobese-y6y
    @NompumeleloNgobese-y6y 3 дня назад +6

    Sengathi ungaluthola uncedo bhuti welapheke nesemoyeni.

  • @ThandazaniNxumalo
    @ThandazaniNxumalo 2 дня назад +2

    Noma kungathiwa waywshaya unyoko lokho akusho ukut bulala ubaba wakho mfana nawe uzofa slima

  • @simlindilemakeleni3110
    @simlindilemakeleni3110 18 часов назад +1

    Mxolele big brother ngeke akwamkelekanga 😢

  • @SAMKELISIWESoko
    @SAMKELISIWESoko День назад +2

    Ngaze ngezwa ibuhlungu 😢😢😢

  • @rosettavideombuthuma2879
    @rosettavideombuthuma2879 3 дня назад +5

    Angimsoli mina umfana umuntu ohlukumeza umawakho umbuka ungenawo amandla okumlwela

  • @sizwemnisi6226
    @sizwemnisi6226 3 дня назад +5

    Maybe kube akambulalanga lobabe wakhe encenye ngalelo langa lobabe bekayombulala lomakwakhe

  • @clonapsbethe1261
    @clonapsbethe1261 2 дня назад +1

    Uyinha,yengane Mina baba wayewuhlupho kodwa mama wanquma ukumshiya.kuyeza kuwe uzobulawa izingane zakho.kwakungamele nhlobo umbulale,nanihlulwa yini nimbizele umhlangano nibize nama social worker

  • @tebellomakautse7406
    @tebellomakautse7406 3 дня назад +4

    Damn lomjita uthi uready for ukuthi naye alale ngokuthula. Sicela uBlaqlife umsize ubhuti

  • @StevenLothi
    @StevenLothi 2 дня назад +1

    Eish ubafo kusazo mhlukumeza iskhathi eside ka khulu ukubulala ubabakho kunje ngoba ubulele unkulunkulu wakho from limpopo

  • @celokuhlepromisejele1326
    @celokuhlepromisejele1326 2 дня назад +2

    My father was like this exactly, wat I did was to tell my mom to go to police station n open a protection order which was the best decision ever coz it stopped however u can see ukuth umama is still bitter even kushuth lento yayimlimaza ngempela...reason she told she had never considered police wayeth thina sizomzonda as kids ngath nje never.....

  • @TebogoLastro
    @TebogoLastro 3 дня назад +4

    No one is perfect go to church ya bazalwane and cornfece and forgive your self God he will forgive from limpopo zebetiela

  • @SlindileZitha-g3g
    @SlindileZitha-g3g День назад +3

    Wawungambophisi mngani bhuti?

  • @girliendlovu2774
    @girliendlovu2774 2 дня назад +2

    Anger yona iyenzisa amaphutha kunzima

  • @BusisiweMabaso-u1r
    @BusisiweMabaso-u1r День назад +1

    Kubi ankwenza kodwa uthini ngomama wakho owyeshawa njalo awumzweli yena noma wayengaze ambulale umama wakho nanothini uma wenu waze wamphula ingalo kodwa nangaya kombopha ubaba wenu kwakuhle uma ehlukumeza umama wenu angisho kuthi wenza kahle kodwa kwaku mfanele ukufa vele umndeni wawuthini wona uma umama eshaywa aysuka khona iqiniso ukuthi lobhuti bekufanele aye kwenye ibandla ayonikela axolise kubaba wakhe aye nasethuneni lakho ubaba ayocela uxolo asho kuthi wayebona ehlukumeza umama wabo bese ecela uxolo ubezothi uma ubatshele abomndeni bebengke bamu mbophise manje uphuswa ubaba wakhe bcs akazange akhulume naye ubaba kuqala umuntu ongasekho uyakhuluma naye akuzwe futhi

  • @WendoTainment
    @WendoTainment 3 дня назад +6

    Hay wena bafo awenzanganto irongo akumandanga ubona umah wakho ehlukunyezwa at all.....

    • @thalithamngomezulu457
      @thalithamngomezulu457 3 дня назад +1

      Very true

    • @EmmerenciaHlengiwe
      @EmmerenciaHlengiwe 3 дня назад +1

      Yei kubhlungu fth kuba isilonda nam ngangibona umamncane Indoda imhlukumeza kuvele kuth angithathe ucelemba ngiyibhishe

  • @nontokozogugu8261
    @nontokozogugu8261 3 дня назад +5

    Ayike uze umbulale pho kwaze kwabuhlungu shem

  • @NompumeleloNgobese-y6y
    @NompumeleloNgobese-y6y 3 дня назад +3

    Ubhuti konke akukhulumayo kuyezwakala nami ngentukuthelo nangenxa yezwnzo zikababa l would do the same if l was in his position but kuyiphutha elikhulu ukuthatha isinqumo sokubulala umuntu.

  • @thandiweguma8793
    @thandiweguma8793 2 дня назад +3

    Part 2 please

  • @NontuthuzeloNontuthuzeloD
    @NontuthuzeloNontuthuzeloD День назад +1

    Kodwa kabuhlungu okwenziwa ngabazali kungcina ingane zenze okungalunile😮😮😮

  • @GuguMajola-m8x
    @GuguMajola-m8x 3 дня назад +5

    Ngenelela moyogcwele😢

  • @gugumlaba6162
    @gugumlaba6162 2 дня назад +2

    Kodwa hlampe loBaba wenu wezombulala uMama

  • @nomsandlovu5061
    @nomsandlovu5061 2 дня назад +1

    Kwaze kwanzima Nkosi yami...I hope ukuthi bazokuxolela bandla 😥

  • @tsmith1280
    @tsmith1280 3 дня назад +5

    Nawe osahlezi nendoda noma nomfazi okushayayo yazi ukuthi izingane ziyahlukumezeka and imiphumela ayimihle. STOP MAKING EXCUSES FOR AN ABUSER AND LEAVE!

  • @XolisaniEzrom
    @XolisaniEzrom День назад +1

    Ubulala unkulunkulu wakho wasemhlaneni

  • @Mahle-o3j
    @Mahle-o3j 23 часа назад +1

    Nakulinyaka sisababaza

  • @NellyTshona
    @NellyTshona 2 дня назад +2

    Akajeze bhuti 😭

  • @SithandiweSidzumo-eb8ny
    @SithandiweSidzumo-eb8ny 3 дня назад +3

    Nginayo into ethi igazi lomuntu liyazikhulumela and kujeza umuntu

  • @anelejili6894
    @anelejili6894 День назад +1

    He was protecting his mom 😢 yes waba Wrong but I'd do the same akekho umuntu ojabulela ukbona umzali ehlukumezeka💔💔🥺

  • @innocentnyathi9894
    @innocentnyathi9894 3 дня назад +2

    Kunzima kakhulu empilweni Nami ngakhula nzima ngihlunyeza ekhaya

  • @Lil_Bae2Smart
    @Lil_Bae2Smart 3 дня назад +21

    Weee Lungstar ave uthanda ukubabaza ngathi isalukazi😂😂

  • @MunkuK-w8z
    @MunkuK-w8z 3 дня назад +5

    Kodwa ubaba ubenodlame ekhaya

    • @tebellomakautse7406
      @tebellomakautse7406 3 дня назад

      But mina ngithi ubhuti kube wasebenzisa lowo R25K ukuhambisa ubaba wakhe ekwelashweni engqondweni

  • @GabisileKhoza-l1u
    @GabisileKhoza-l1u 3 дня назад +7

    Depression..

  • @MzwandileZondo-iz2ds
    @MzwandileZondo-iz2ds 3 дня назад +3

    Ei niya actor nina azikho imfihlo enje everyday

  • @NomawethuMajula
    @NomawethuMajula День назад +1

    Vele nimazise no.mama

  • @mathandieperms4353
    @mathandieperms4353 19 часов назад

    Nawe usu busy uthi baba ukhuluma ngendlovini ebhonya abafazi

  • @BONGANIBB
    @BONGANIBB 2 часа назад

    I wouldn't want a brother like this....uthathela izinto phezulu

  • @GabisileKhoza-l1u
    @GabisileKhoza-l1u 3 дня назад +5

    Ubephethwe idemoni lootshwala ubaba

  • @sikhanyisiwendlovu4161
    @sikhanyisiwendlovu4161 3 дня назад +3

    Ubaba wenza iqhubu enhliziyweni yomfana lokho ngiyakwaz ngikhule umkhulu eshaya ugogo ayelala esbhedlela ebuye ethungiwe ngakhula nginalento yokuthi ngeke ngitshaywe ngumuntu,ngakhula ngijika isbhakela njengomfana ngento engayizwa ngikhula ngasho ngathi ngizozivikela ,kumanje nje angisabi muntu ,ngisaba uJehova kuphela,askies phola bafo ipain okhula nayo Ibuhlungu

  • @Thembelihlemsebele-e3v
    @Thembelihlemsebele-e3v 23 часа назад +1

    😢😢eish

  • @QamataShange
    @QamataShange 3 дня назад +3

    No comment.
    LUNGSTA eish uthwele kanzima kuloluhlelo kodwa futhi uluphethe kahle kakhulu.
    Mina anginawo amaningi keoha ngyacela abazali bafundise abantwana ngobuhlungu, baphile ngokusaba no.a isibahlasela im8moya.
    Bhekanje sifikakanjani ekutheni sibulale umzali noma ubani hai ngyakhalima ekamabulalana mina.
    Nangeisjhathi somzabalazo angikaze ngihambisane nokubulala okwakubizwange action kuthiwa akanqakwe umuntu.
    Isalukazi esangikhulisa sasingitshela ngonkulunkulu nsukukwasa and ngangiboreka kanti uyayitshala lento lana kimi.
    Kodwake ngifana nabantu bonke ngyona ngyawenza amaphutha kepha ngyasaba ma kumele kubulawe umuntu ng8sho 8nkukhu angiyidli laykhaya maynqunyiwe ngisho idombolo lakhona alidleki.
    Kubuhlungu kakhulu ukubona umzali ehlupha omunye umzali wena ube uyingane ungenamandla.
    Kodwa mawazana nonkulunkulu ngekeneze uyicabange eyokubulala umzali noma ubaninje awufinyeleli lapho noma ungakucabanga kodwa uvede ushaywe uvalo.
    Uvalo luhle kakhulu ngoba luyakuvikela kokuningi okubi, uthinoma ubasephutheni kepha liyamukeleka ngoba awucabangi ukuchitha igazi ukholwa litshaliwe kuwe izwi likankulunkulu nemigomo nenqubonkambiso yakhe kuyajuthibisa lokho uhlezi uninembeza osabayo.
    Sengathi imindeni yonke ingasomdelana nomdali, siyisabe into embi.
    Kumanje njengoba bengilalele ngyathuthumela ngibhekaphezulu futhi ngyazi ukuthi ma uhlezi udlinza nginkulunkulu , uphephile njalonje kukhokonke.
    LOMHLABA OKAJEHOVAH NOKUGCWALA KWAWO.
    NGAKHOKE ASIMKHINZE NGAKHOKONKE ESINAKHO.
    Umntwana okhule ngezwi lenkosi, uyakhuseleka kwimimoya yobumnyama ekwenzisa izinto eb6mnyameni
    Yawgqiba ikuveze ekukhanyeni sele uselewedwa.
    Syona sonke nsukukwasa
    Lokhu kwalomfana kuhukuhlambuluka njengoba esho wahletshelwa umoya wobumnyama. Ma umzali ehlupha omunye umzali kudinga kubekwe etafuleni kucutshungulwe kulungiswe. Asifuneki isbindi sokubulala bakwethu khumu ngalento ngyaqalekisa asoze yamukeleka lena yokubulala abazali abantunje abadalelwe ukubulala nokubulalana. And lomfana uyaphila kodwa wonakala ingqindo namanje akekho kakhle emqindweni.
    Syaobonga kakhulu nge counseling BLAQLIFE PRODUCERS with your PRESENTERS👋🙏🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌👏👌👊💪💪💪💪💪💪💪
    Sibonga ngalolonke usizo enisinikalona ngyenkinga esiizethulakini ezinzima kangaka hai mina ngyathoba ma BLAQLIFE amahle syabonga mphathi wohlelo LUNGSTA wethu ❤
    PHAMBILI BLAQLIFE TV PRODUCERS and your PRESENTERS PHAMBILI.........................

  • @BaziMhlekude
    @BaziMhlekude 21 час назад

    Siyezwakala isizathu sakhe bafo.
    Kunzima ukubona umama wakho ehlukumezeka phambi kokho

  • @thembishezi-y5e
    @thembishezi-y5e 3 дня назад +2

    I am not justifying what he did,but it was too much for him to his father beating his mother

  • @madekhum7288
    @madekhum7288 2 дня назад +1

    Mina i feel sorry for umbulali maybe ngiyahlanya😢

  • @SibongileMthembu-lf2zv
    @SibongileMthembu-lf2zv 3 дня назад +2

    What kind of a job was he doing in Joburg?

  • @phelelentombela7731
    @phelelentombela7731 21 минуту назад

    Kshuthi kwakumele kufumama yini ngempela 😢

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 3 дня назад +1

    Eish!!! Bafo, angikujaji, kodwa wawungenza eminye imizamo yokuxazulula lenkinga kunokuthatha umphefumulo kaNkulunkulu wakho walapha emhlabeni!!! Waze wasifaka isiqalekiso emndenini!!! Okubuhlungu ukuthi lesiqalekiso sizoba khona nakwisizukulwane esilandelayo sakini. Hambani bafo niye eBuhleni niyocela intethelelo, wona kakhulu!!!

  • @tebellomakautse7406
    @tebellomakautse7406 3 дня назад +1

    Eyi ingcindezi eyayiphethe ubaba wayengakwazi ukumelana nayo.
    But ubafo kwakumele ahambise ubaba ekwelashweni emqondweni usebenzisa wona lowo R25k

  • @mathandieperms4353
    @mathandieperms4353 19 часов назад

    You had no choice but to save your mother ayikho kahle lento yokuhlukumeza abantwana bebukile especially boys

  • @ZinhuJones
    @ZinhuJones 2 дня назад +1

    I don't blame him😢

  • @ThembelihleGoodness-e2t
    @ThembelihleGoodness-e2t 2 дня назад

    Kubuhlungu kodwa ubaba akaphumule ngokuthula ukuhlukumeza akufuneki

  • @siphomaabane6249
    @siphomaabane6249 3 дня назад +1

    I won't judge you bro I was 6 years old my father was abusing my mother when he died I didn't feel a pain and I don't even miss him

  • @SnethembaFaithPhiri
    @SnethembaFaithPhiri 2 дня назад

    Mina ngingasho ukuthi ubaba wafa ngenxa ka bhuti odala ngoba wehluleka ukusingatha lendaba ngendlela efanele yena wayethi umama uyoshaywa kuze kubenini ukube wayilungisa ngobudala bakhe ngabe akubanga nje kusho ukuthi naye wayemsaba ngendlela exakile
    Phephisa bhuti omncane ngesimo esakwehlela ngiyazi ukuthi nawe ubuhlungu ngalesi simo phephisa ngiyazi nokuthi ubuvikela umndeni wakho. Phola bafo

  • @wendymzulwini78
    @wendymzulwini78 День назад

    Badinga i counseling bonke nay uboet omncane kungenzeka maybe ikhulunywe lendaba bt angaboshwa bakit

  • @PortiaManzini
    @PortiaManzini 12 часов назад

    Why didn't he report the abuse to the police, before killing the father

  • @NomusaGloria-d3d
    @NomusaGloria-d3d 3 дня назад

    Kwakumele umzamele usizo ngaleyomali boy kumanje nawe ubukeka sengathì okwakuphethe ubaba nawe usukulesosimo sokuba depressed udinga usizo ngokwnqondo

  • @Ntombi-iy2ho
    @Ntombi-iy2ho 3 дня назад

    Mmmmh nkosiyam yazeyanzima, lento eyeyenzeka NGO 2016 , eshawa Zonke izinsuku bakith isgcino bezombulala🤞 ybo kunzima ngba wagcina wathatha isnqumo sokumgudluza baba kuze kuphephe umama angifuni ukuqamba manga nami ngangisthsthalesisnqumo sokumgudluza wayehlukumezeka kuze Kube Nini umamawantwana , up

  • @LumkaKhumalo-q4u
    @LumkaKhumalo-q4u 3 дня назад +1

    Angikusoli Mina phela akudlali ukubuka umawakho eshawa ekhala phambi kwakho ai

  • @NcibijaneZulu
    @NcibijaneZulu 2 дня назад +1

    umoya waBaba uyakhuluma,,, 2016 !!! hamba uye ejele mfana .

  • @nengymchunu6363
    @nengymchunu6363 День назад

    Zikuphi izimoba eNquthu or ubhuti uyadideka? 😮

  • @GabisileKhoza-l1u
    @GabisileKhoza-l1u 3 дня назад +2

    Askies mfana wami kodwa uze ubulale Pho...

  • @NonhlanhlaMkhize-pg4lo
    @NonhlanhlaMkhize-pg4lo 2 дня назад

    Syakhuluma kodwa asijajani

  • @phethiwememela9001
    @phethiwememela9001 3 дня назад +1

    Kwabuhlungu shame ibhoklolo lomzali akuxolele uThixo

  • @jabulanimbhele5531
    @jabulanimbhele5531 3 дня назад +1

    Kubuhlungu impela kodwa Uma umuntu esezilahla kanje enesizathu umele ukuxolelwa lento uyenze esamncane ingqondo beyingaphelele manje useyalibona iphutha alenza ukumbopha kuzohlukumeza bona ekugcineni abayixoxe lendaba

  • @siphesihlengubane5987
    @siphesihlengubane5987 2 дня назад

    Well done ohlukumezayo akagoduke mabo abafazi abaj very abusive abagodukebo

  • @BongiweGladysNkosi
    @BongiweGladysNkosi 3 дня назад

    LUNGSTAR🎉🎉Hellow girl🎉🎉🎉🎉🎉🎉