Why are these kids not fighting for themselves and fight for their careers and making their lives better! Kuphuzwani imali ongayisebenzi ? If matric was not good repeat ! Phindelani esikoleni and fight
Alcohol is fashionable nowadays, if you don’t drink you won’t have many friends, people look at you boring and too serious. But I agree with you, people should use their time and money on things that will improve their lives.
@@tomngwenya3041 Umuntu asho kugcwale umlomo “saphuza” ini? Ungenamali? Kuyamithwa kuyaphuzwa kuyajikwa nelanga hhayi bo! I’m saying this also biting my tongue cause in today’s socio economic climate it’s difficult to get jobs. Kodwa its no excuse to throw your life away
Cela uyeke ukwahlulela coz iyenzeka lento kwabanye without utshwala So ungayisho loyonto if ungangena ezinyaweni zakhe then unga-understand nasesontweni iyenzeka
@@Smojero my point is if ubhuti bakwinhloso yakhe kumudlwengula ebezoyenza leyonto coz uthatha advantage yokuth bayahlupheka, bt ke if ningafuni kubona kuth it's becoz bayazihluphekela,
Mfo cabangela udadewenu because if ungaboshwa uzosala azenzela umathanda ngodadewenu, please do things in a right way to protect your sister no matter waziwa but think twice ngane yakwethu. May God protect and cover you and your sister to conquer the situation.
Contact the IPD department in Pretoria, they take care of weak Police Officers in the line of duty. Its a special branch and deals nationally. Thanks my brother for taking care of her.
No this lady she is lieng.bcs this he thousen give a money anymore. She is a gold digger the guy he thousen give a money anymore or the guy hv some one .so she is lieng
I'm from Lamontville, khona office elinama counselors amabili depending kwi ward . Also a police station with social workers and a youth desk, khona nendawo that offers short courses . Zonke lezindawo zinosizo uyatholelwa umsebenzi ululekwe. I don't believe khona ongazazi zonke lezinto lana elokshini. Khona ngisho ne CPF elwa nenkohlakalo yama phoyisa. Hai ngeke I'm finding this hard to believe
Akayen umngan kamfowen lo uzenza umngan wakhe but uyisitha futh esikhulu kabi sikamfowenu😢😢😢 And umuz wakin akulona i bar or itarven,And esikhathin samanje abasekho abantu okuthiwa abangan.
Thanks for Blacklife TV about your help,i wish all the best to that family.It shows that low does not work on ather people because they have frinds all the corners
I 'm surprised, because l heard the guy mentioned the police, who 's involved some other things by helping them to be released if they did something wrong, that police need to be investigated, that's why the crime rate is so high police are involved, and he is very proud about Mr Mdletshe(Police)
Eish siyabonga bhutomdala bakithi uyamthanda ucc wakho...bt ke eish next time ungabolikhipha igama lomuntu onisizayo menisezinkengen like umndletshe nje seyaziwa wiphoyisa bt usebenzisana kanje nan...mekumele ulfihle igama lakhe wena wenze bye la yakho
Ziyakhala manje usisi wadayisela uSandile ngoba umfowabo eshawa blackout. Bona badlana noSandile emnika imali manje sebexabene. Nongadlali ngoSandile wakhokha uSandile manje sebexabene nosisi ngiyacabanga. Ngeke udlwengulwe umuntu kaningi uthule udlala ngathi wena Sisi. Nina benifuna ukubophisa uMdletshe nje iphoyisa elihlangene nezigebengu ezibhayizayo ungayikhulima kanjani lento enje uma iyisigebengu ngempela, suka uyibhari wena ubophisa uMdletshe manje. Wena sisi futseng ngo to study uyeke bufebe vele uyisifebe ubhejwa kini umfowenu elele. Fokofo mxm
Buti ukhuluma iciniso if she complained the first time her brother would have stopped it and not bring them home. How is Mdhletshe above the law. If the brother assaults the friend and get arrested Sandie will still abuse the sister. Get him arrested the moegoe
yngakho ngingabadabukeli abanye babantu besfazane, bahlale bezenza ama victims eyntweni eyningi...kukaningi belalana and booom manje yena usehlukumezekile, just because you feeling guilty or maybe imali akasamniki lomfo...lezizinto zenza ngibesabe abantu besfazane ngibabuke njengezinyoka...any woman olala nolale naye has a potential ukuthi angaku destroy uma uyindoda.sengize ngisabe kwasanabo labomahosha engibathengayo.. ngalahlekelwa ikona konke mina ngenxa yomuntu wesfazane, ngaqala phansi...im really scared of these beings...sometimes i even think ukuzinqamula nepihpih,sekuyiyona kuphela into edinga umuntu wesfazane kimi...
Injalo ke imiphumela yokunkunka ijiki ube uyintombazane, futhi angiboni ukuthi wakudlwegula kodwa wena sisi wawumdayisela ngoba ubuyithatha imali yakhe.
She enjoyed it n now coz something myt hv gone wrong coz she shuld hv stopped it first day she has power to stop it.maybe the guy nolonger buys alcohol.
UMdletshe umephambi kwengalo yomthetho, uSenzo Mchunu kufanele awakhiphe amaphoyisa afana nomdletshe # kuyazenzelwa e South Africa selokhu kwaphatha i ANC
Sandile kufanele umngani wakho umpanishe ñgandlela thizek. Ukwedelelile Enze umathanda ukhona endlini. Usenza sister wakho umfazi. Ubesifakile isivikelo. Wentombazane yami hlukana notshwala ukuze ube nekusasa elihle, uthole umendo. Usuneprofession. Indaba yamaladies ayikho intombazane encane njengawe ezinikela etshwaleni. Learn to love yourself. Hlukana notshwala mtanami . Uzoyilungisa uJesu indlela yakho. Sondelana noJesu ukuze impilo yakho one eqhakazile.
Thank you Mamellow for offering good advice to this lady to go back to school and change her life, alcohol is not gonna help her in any way.
Why are these kids not fighting for themselves and fight for their careers and making their lives better! Kuphuzwani imali ongayisebenzi ? If matric was not good repeat ! Phindelani esikoleni and fight
I agree
Fanele impela kuyiwe eskoleni
Alcohol is fashionable nowadays, if you don’t drink you won’t have many friends, people look at you boring and too serious.
But I agree with you, people should use their time and money on things that will improve their lives.
@@tomngwenya3041 Umuntu asho kugcwale umlomo “saphuza” ini? Ungenamali? Kuyamithwa kuyaphuzwa kuyajikwa nelanga hhayi bo! I’m saying this also biting my tongue cause in today’s socio economic climate it’s difficult to get jobs. Kodwa its no excuse to throw your life away
🎉
Masithi osisi abayeke ukuhuqa imbamba kuthiwa siyahlukumeza ngoba konke loku kuwumphumela wokuthanda imbamba
Cela uyeke ukwahlulela coz iyenzeka lento kwabanye without utshwala
So ungayisho loyonto if ungangena ezinyaweni zakhe then unga-understand nasesontweni iyenzeka
@@Smojero abadlengulwa emasontweni nakwezinye izindawo la utshwala bungekho khona lyk emsebenzini nasezibhedlela nje kanje luthini uvo lwakho
@@Smojero my point is if ubhuti bakwinhloso yakhe kumudlwengula ebezoyenza leyonto coz uthatha advantage yokuth bayahlupheka, bt ke if ningafuni kubona kuth it's becoz bayazihluphekela,
Uyabezwa balwa kanjani abagqugquzeli bokudliwa kwembamba
Uyindoda mf2 bengase nje nalevideo lomfana angayibon then u deal nje nalena
Ngiyamthanda umammelo na the way usebendza ngakhona ❤
Good brother to defend his sister 🎉🎉
Khon ezinye izinto umthetho will never fix....sadly
Stop them to chill at your home because kwehlisa isithhunzi sekhaya stop them
Free Alcohol comes with problems, but the money he gave her is the cause of all of this, ALCOHOL used as an advantage 😢
Danko bhut'omdala ukulwela u cc wakho big up bro❤❤
Ayikho into yamahala lapha emhlabeni,mayethènga utshwala usuke efuna okuthile kuwe,akuyekwe ukuphuza nabafana
Hlukanani notshwala cc
Straight
Akusajwayelekile ukuba NoBhuti okuthanda ngeqiniso🤦🙏 ngifisa niqhubeke nibambisane nganezakwethu❤
Ayi siyabonga bhutiomdala okukhathalela ingane kamawakho kanje
Wow bhuti siyabonga hle naze n athandana nocc wakho. I'm sure nabazali balele ngoku thula apho bekhona xa nibambene kanjena nocc
Mfo cabangela udadewenu because if ungaboshwa uzosala azenzela umathanda ngodadewenu, please do things in a right way to protect your sister no matter waziwa but think twice ngane yakwethu. May God protect and cover you and your sister to conquer the situation.
Contact the IPD department in Pretoria, they take care of weak Police Officers in the line of duty. Its a special branch and deals nationally. Thanks my brother for taking care of her.
No this lady she is lieng.bcs this he thousen give a money anymore. She is a gold digger the guy he thousen give a money anymore or the guy hv some one .so she is lieng
She want money frm men then if they don't want her anymore she tried to plaim that person
Ngithanda indlela ababambisene ngayo ubuti no cc
100%!!! 🤞🤞🤞
Babanbene
❤
Ay ay cc istori sakho angisizwa kahke ngathi nidlala ngaye lomngani kabhuti
Wena ngathi uphuza naye umgani kabhuti
@@thabosoweto3094😂😂ngihlekiswelan kodwa jesu
No free ride , some men will not give anything for free , l hope it’s lesson learned cc
I think Ubhuti oe Tsotsi and Mdletshe is a police officer. Mzansi is a movie.
Mozansi ke movie ka nnete
My suspicion as well
Exactly what I'm thinking 😢
I'm from Lamontville, khona office elinama counselors amabili depending kwi ward . Also a police station with social workers and a youth desk, khona nendawo that offers short courses . Zonke lezindawo zinosizo uyatholelwa umsebenzi ululekwe. I don't believe khona ongazazi zonke lezinto lana elokshini. Khona ngisho ne CPF elwa nenkohlakalo yama phoyisa. Hai ngeke I'm finding this hard to believe
cha usisi udlala ngathi useveza manje ngoba sebe xabene.akekho umtu omndala ongarepoti njalo ereyitshwa engakhulmi/engasho
Uke warapiwa wena
Why vele eshomanje besolo ethuleleni nami ngithi de s something fishy
Big up bhutiza
Mmmmh lecomment 💔😥 mungekaze wqdlwengulwa Thula
Baze baziphinde pho
Shame! Poor woman. The first time it happened she should have stopped drinking with that animal. Or went to report him the very next day.
True cabanga uzodlwengulwa ukini😢
First attempt nje kumele abike
She's not CRC first time second time mmmm😢😢😢😢
Lo cc uyazi ukuthi mayesho kuzofa umuntu
Yekana ubungani nokuphuza.umphumela walezozinto ayigcinikahle igcina in tears😢
Ngyzfela ngawe kodwa Mammelouw ungumfaz we ring 💍
Thanks Mamelo for a gòd advise ku cc akayofunda nje ayeke utshwala
Mamelo ngiyakuthanda cc ngendlela udlalisa ngayo le show big up gal❤
Ndyayithanda bhuti indlela bathanda a Ngayo no cc wakhe nkosiyami ..nawe ke cc Mamelo syabonga cc girl kabuyele skolweni😊
Big up big bro🎉❤ unakekela ucc wakho coz lomjita ukwenza islima😮
Umnakekele njalo udadewenu mfana wami, unkulunkulu uzonisiza, ngoba uyakusaba ngicela umyekise utshwala alumgise impilo yakhe, ukuze azobheka ikhayalakini, ntombazane yami ngicela ubuyeke utshwala abunayo into enhle especially kumuntu wesifazane
I love how protective he is ngoSisi wakhe, kodwa-ke uphanta ndlelani bhuti? maybe kuyakhalwa emumva ngawe nawe
Good advice Sisi wan.i like presenters of blaqlife they also build as well.
Hlukana notshwala cc futy tshena umfowenu ahlukane nokuletha abangane bakhe ekhaya lakini nawe hamba uyofunda ukuze uthole umsebenzi ozokwenza uthole umsebenzi ozonenza nikwazi ukuziphilisa nomfowenu futy ukuzame lokhu empilweni yakho ukuzisondeza noNkulunkulu ngoba kunzima lapha ngaphandle umuntu uyamdinga uNkulunkulu ngokuty abe seduze kwakhe ngoba utshwala kukusondeza ezinkingeni eziningi kakhulu cc plz zama ukushintsha impilo yakho kungaze kube kubi kakhulu empilweni yakho
Ayikho into yamahhala sisi lokho mele uhlale ukwazi....ungabovuma umuntu weslisa akuthengele izinto ngoba yena uyazazi ukuth ukuthengela izinto ngoba agijimiseni kuwe
I want to be a brother like this to my sisters.
Wakhula MAmellow...ibele tombo lifresh yooooooo
Ubona iBele nje😂😂
@@thobekani60 Eiy nalo lisuke lasobabal ngenye indlela😅😅😅😅😅
@@lindohntshida8701 Eyi mina ngihlanyiswe yiBack nje😂🔥
😂😂😂😂@@thobekani60
uMdletshe akabotshwe
Akayen umngan kamfowen lo uzenza umngan wakhe but uyisitha futh esikhulu kabi sikamfowenu😢😢😢
And umuz wakin akulona i bar or itarven,And esikhathin samanje abasekho abantu okuthiwa abangan.
Yaa mfethu big up bophisa lenja naye lomdletse a reportiwe msebenzi uphele
Yhaa kana mele abotshwe
Very good my boy umfana uyagqekeza ibhusha yoooooo
Asazi, uphuza kanjani nomuntu okuhlukumezayo aphinde akwesabise. Ngike ngayibona into ethi ukufana nale with my cousins. Ekugcineni kwavela ukuthi bebejola umasebephuzile. Ucouzin wadinwa ukuthi umngani sekanentombi wayesemkhuluma kambi.
I like the relationship with brother and sister good brother ♥️♥️♥️
Umdletshe kufanele aboshwe kuqinisiwe uma kuthiwa ama phoyisa asebenzisana nezigebengu
I love you buti ❤
Umdlentshe UYENA okhipha imigulukudu
😂😂😂
Mdlentshe exposed 😂😂😂
Bekungamele adabule uMdletshe la .Kunobufakazi obuqanda ikhanda.Namanye ayofunda isifundo .
Ngaze ngazithanda lezinhlelo baningi bazovela
Wow shame ubhuti uyanthanda usisi wakhe uyamlwela intle kakhulu ke lonto kodwa bhuti ungenzi into ezakubophisa uyakudinga usisi wakho❤❤❤❤
Wamqhatha u Msindazwe kodwa lomjita...waboshwa uMdletshe
Thanks for Blacklife TV about your help,i wish all the best to that family.It shows that low does not work on ather people because they have frinds all the corners
Wena ufunani kumngani kabhuti wakho konke ebenikwenza benivumelana sisi Uma uthi kukaningi konke okushoyo unamanga uzama ukuzivikela ukhohlakele kudala unikela ngedunu yakho ufuna utshwala
I 'm surprised, because l heard the guy mentioned the police, who 's involved some other things by helping them to be released if they did something wrong, that police need to be investigated, that's why the crime rate is so high police are involved, and he is very proud about Mr Mdletshe(Police)
Yes
Bekumele aqale akhulume ngomfowabo
Ngoba izomufaka naye umfowabo ejele
Baningi abantu abazovalelwa kanye nephoyisa
Kukhona nemiphefumulo engabasengozini
Naloluphuzo nje lunoSathane
And u gl kwakungamele aphuze Nabangani bamfowabo
Ayikho into engenziwa yilezinto zikalo hulumeni zazi ukuphusha izisu kwangathi zinkomo ziyonjava zilambile lezigegu zamaphosa zizomdedela lenja ingaboshwa zazi ukunqitha imizi yabantu lapho zihamba phambili myekele lobhuti kantombazane enze ngendlela yakhe ngoba kuyefana kunabomndletshe bezinja abandisa ubugebengu lapha ezweni lobabamkhulu kuyahlupha lokhu kuthathwe into ezingenzelwanga amasiko kuthiwe ngamaphoyisa uma ungambuza ukuthi angathini uma kungusisi wakhe lowenziwa nkanje angathini oke lamaphoyisa we anc mawa fakwe emgedeni zonke lezinja kungaphinde kubento ekuthiwa yiphoyisa lokunuka one day is one day umoya welembe uyovuka ubuse kimina ngizoyiceda yoke lento yalezinja ezandla umhlaba wobaba mkhulu bethu behlangene nalezinja zamabhunu sekuseduze kuvuke oke amakhosi omhlaba sikhathele sikhathele sikhathele yile zinja ezikhonkotha zingalumi lutho zilambile
Big up brother!!!ngyazi mina kuth vele uzoyikungisa lento and please uyilungise kwaSandile ngek alubophe kulokhu ozokwenza kuyena ngisure ngalapho...
Mfowethu,uyindoda emadodeni.Nami akekho ongatanasa kosisi bami.
Iyiphi indlela aphanta ngayo umfwethu, kuzwakala esibamba inkunzi kodwa umfwethu ey ngeke
Wena iphutha wathula cc wami, ngabe watshela kumfowenu from the beginning!
Ngyamthanda lomfana uyayithanda ingane yakubo bakithi and loSandile ngithi nje RIP kuyena
Eish siyabonga bhutomdala bakithi uyamthanda ucc wakho...bt ke eish next time ungabolikhipha igama lomuntu onisizayo menisezinkengen like umndletshe nje seyaziwa wiphoyisa bt usebenzisana kanje nan...mekumele ulfihle igama lakhe wena wenze bye la yakho
Something must be done ngomdletshe lo. Ukhulisa ulwaphulo mthetho.. Uvana nabaphuli- mthetho ngelahleko yabantu.
Ziyakhala manje usisi wadayisela uSandile ngoba umfowabo eshawa blackout. Bona badlana noSandile emnika imali manje sebexabene. Nongadlali ngoSandile wakhokha uSandile manje sebexabene nosisi ngiyacabanga. Ngeke udlwengulwe umuntu kaningi uthule udlala ngathi wena Sisi.
Nina benifuna ukubophisa uMdletshe nje iphoyisa elihlangene nezigebengu ezibhayizayo ungayikhulima kanjani lento enje uma iyisigebengu ngempela, suka uyibhari wena ubophisa uMdletshe manje. Wena sisi futseng ngo to study uyeke bufebe vele uyisifebe ubhejwa kini umfowenu elele. Fokofo mxm
Beubuzwa ubumnandi that's why be ungamtsheli ubutomdala.u thatha abangani babhuti ubenza amadodakho sis man
Buti ukhuluma iciniso if she complained the first time her brother would have stopped it and not bring them home. How is Mdhletshe above the law. If the brother assaults the friend and get arrested Sandie will still abuse the sister. Get him arrested the moegoe
Wow i like him he protect his blood
yngakho ngingabadabukeli abanye babantu besfazane, bahlale bezenza ama victims eyntweni eyningi...kukaningi belalana and booom manje yena usehlukumezekile, just because you feeling guilty or maybe imali akasamniki lomfo...lezizinto zenza ngibesabe abantu besfazane ngibabuke njengezinyoka...any woman olala nolale naye has a potential ukuthi angaku destroy uma uyindoda.sengize ngisabe kwasanabo labomahosha engibathengayo.. ngalahlekelwa ikona konke mina ngenxa yomuntu wesfazane, ngaqala phansi...im really scared of these beings...sometimes i even think ukuzinqamula nepihpih,sekuyiyona kuphela into edinga umuntu wesfazane kimi...
Ucici wabanephutha kwasekuqale
Futhi locc mayengayeki utswala uzogcina embulalisa umfowabo
Hhaibo kanjn ngoba abangan babobhut bethu sibathatha njengabobhut bethu
Umngan uthathe iAdvantage nje😢
KUMELE maninabo niphuze nomakanjani nabo coz abangani bobhuti BENU? WOW WOWww..
Kodwa bakwethu, ngyafisa sabantu besfazane bayeke utshwala... yini nje oyifundisa lezingane ezislandela ngemuva😢😭
Injalo ke imiphumela yokunkunka ijiki ube uyintombazane, futhi angiboni ukuthi wakudlwegula kodwa wena sisi wawumdayisela ngoba ubuyithatha imali yakhe.
Buti wam umkthalele u cc wakho buti wam sibonga uthandoh lwakho olibonisa ucc wakho ❤❤❤
Amawele wee wee wee 😊❤ (mmmh koda nkos yam❤)
😮 ukhohlakele.uSisi ngaloyomthe.bekumèle ingelele
Eish abangan bethu kodwa
Eyyy💔
Kodwa kwaphuzelwani utshwala nabalisa. Yeka utshwala wenombi fokhasa empilweni nekusasa lakho
3:50 Ungathi "uyazi ke ama Ladies anjani" ngalinge usfake kuDoti wakho wokungazihloniphi neKini. Habe! 😮
Awu kdw Mdletshe nawe avuzoboshwa usekudalulile uMapholoba engaqondile ,ncese hamba eskoleni cc omncane
Uphelile umsebenzi kumdletshe 😂😂😂iphoyisa elingcolile lelo likhona nasezidakamizweni 🤞
She enjoyed it n now coz something myt hv gone wrong coz she shuld hv stopped it first day she has power to stop it.maybe the guy nolonger buys alcohol.
Intombi ayiyeke ubuxoki coz iidle imali yomjita , but naye umjita uyabheda coz ubhayizisa umnganakhe yerrr!!.
CHA NTOMBO. Nawe uyazibonela.umfowenu ukuthengisile.kusobala play u're card.uthengise ngawe.vuka ulele emini
Ukhathala njalo njalo imali isekamelweni. Lakhe hayi bo!
How old are YOU 😂 sisi? Kanjani
Bhuti kasisi ngiyakucela ukuthi usisi wakho uyakufinga empilweni yakhe
Ke hlala ukhona kwimpilo kadadewu. Wena fonela lobhuti . ukuthi mangaphinde angenae kulowo muzi
Futhi malingaveli igama lephoyisa.
Brother please please indlela yakho obufisa ngayo ukwenza izinto xola xola.
Liyokulahla uboshwe lapho usisi wakho uzobe udayise ngaue iminyaka bezenzela ungekho.
Xola nkosi yam
UTa Terra
u Gabriela Union my goodness,wamuhle we presenter wohlelo
Uku hanjelwa ngabazal ,akuku kona kuphela komhlaba bantwabami.
Impilo niyazi lungisela.nathi basishiya sibancane sazakhela.utswala nobugebengu abukhokheli..impande yesono ukufa.
It's too good to be true udlala ngathi losesi
Izinkinga azipheli from Limpopo
Lontombazane mengazitshela nje ukuthi utshwala abunasixazilulo bayabuya.euniverty behluliswa.utshwala.ukufunda kaphume.etshwaleni afunde
MaZondi mf2 ngyakuthanda uvele wehlise umoya ngakuthanda kuleka Magesh nogogo❤
"Ima phela whoooo"ayi Mamellow😂
😂
Mazishe Boss!!!⚖️umvuzo wesono kukufa!hay'itrongo..🥴
Eish sister Makaye mapoliseni abuyele esikolwen brother makayeke mthetho thathindawo yowo abanjwe lotsotsi hlukumeza ngane
Hey bakwethu liyinkinga legama elithi 'ukudlwengulwa' kodwa futy ake ngthule kungaze kuthiwe sengithe🤔
Lo cc kwakufanele abike kubhuti ngelanga lokuqala.kshuthi ubemkhokhela lomjita
UMdletshe umephambi kwengalo yomthetho, uSenzo Mchunu kufanele awakhiphe amaphoyisa afana nomdletshe # kuyazenzelwa e South Africa selokhu kwaphatha i ANC
😂😂😂wadaluleka kanjalo umsindazwe😢😂😂😂😂
UMdletshe akaboshwe😢 phoyisa lesgebengu
ayeye Sandile Ayeye!!!! now i miss Jam-Early SABC 1.. Vmash!!!
🤭
South Africa I country 😢
Ayii kodwa Nani bosisi bethu ngobuvila..ayii umdletshe uzolandelwa nilifakelani igama lakhe
Uyazichaza igama nesibongo kodwa futh nimfihla ubuso
That police man mentioned there with her brother must be arrested plz take a step to such police officers
😂😂 "manihluleka ngeyen' indlela shuthi ngizoy'lungisa ngeyami"!!
Umbuzo uthi,wena kahle Kahle wawulindele ini coz washo wathi "INIKANIKA"grl
Mxm kyadlalwa ngath usisi uthathe imali wavula imlenze ukudla kwesboshwa kyakhuluma usisi akayeke kdlala ngathi