Ukuvota yinto engekho

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 ноя 2024

Комментарии • 27

  • @Lindiwe-xt2th
    @Lindiwe-xt2th 5 месяцев назад +1

    Ngiyafisa ukuthi lenkundla ingafinyelela kuzozonke izifunda.Ukuze abantwana bethu kakhulu abesilisa bathole ulwazi lokuthi bangobani,futhi bavelaphi.Lengxoxo iqukethe imiyalo ebalulukile kakhulu kulesizukulwane sanamhla.Ngiyathobeka kakhulu.❤❤

  • @GwajoMyende
    @GwajoMyende 5 месяцев назад

    Ngyabingelela Cha siyabonga ngokusivula amehlo konakele kwelakithi kwasengathi noma nibona ukuthi asizwa noma asiboni ningadikibali mageba niqhubeke nje umsebenzi wenu muhle mukhulu ngyabonga

  • @jurymabaso4678
    @jurymabaso4678 5 месяцев назад +1

    Siyabonga maqhawe akithi kini nonke niyihlabe esikhonkosini… niphile nje bafowethu and hawu saphela izidimudimu zabantu oxovizwe

  • @ClementMhlongo-g3m
    @ClementMhlongo-g3m 5 месяцев назад

    Naze najula bafwethu nino Ndabezitha, Siyabonga sengathi lenkulumo yenu ingafinyelela kubantu abaningi qede bashintshe ukwenza nokucabanga .

  • @yoli4193
    @yoli4193 5 месяцев назад +2

    Singabenguni uZulu no Xhosa imbi into yokungahlangani siyoba yintlekisa kwabezizwe

  • @SnenezNenez
    @SnenezNenez 5 месяцев назад +4

    Ngiyayizonda iANC kugcwele odoti bodwa😢

  • @BusisaniDlomo
    @BusisaniDlomo 5 месяцев назад +3

    Kunzima emuhlabeni

  • @sanelesandile9985
    @sanelesandile9985 5 месяцев назад +1

    Bafwethu..uNkulunkulu enibusise niyasilapha siyezwa futh kuzoshitsha 😂😢😮😅

  • @phumlanindlovu-rp9ux
    @phumlanindlovu-rp9ux 5 месяцев назад

    Bengifisa ngempela ifike lento kubantu ikakhulukazi kithina maZuLu.. Nalento yokucwasana ngokobuhlanga ngathi ingaphela esizweni sakithi.

  • @Nomandla_Nz
    @Nomandla_Nz 5 месяцев назад +3

    Sizomshisa isihlalo imuntu ohlezi ngamanga

    • @jurymabaso4678
      @jurymabaso4678 5 месяцев назад

      Hey mina ngiqalekisa nokuqalekisa zonke lezinja sakhathala

  • @siphomichael5190
    @siphomichael5190 5 месяцев назад

    Ngempela iqiniso lelo asivotanga thina,bekungeke kuphathe i- anc sivotile ngempela,luuutho

  • @MusaMusa-j4h
    @MusaMusa-j4h 5 месяцев назад

    Iqiniso lodwa engilizwa lana indaba yonakale kithi abolilungisa futhi yithi konakele muntu omnyama siyabonga ngolwazi olunzulu

  • @nomaswazishabalala508
    @nomaswazishabalala508 5 месяцев назад

    😂😂😂😂😂Yaze yahlekisa iprogram mickey mouse freedom 😂😂😂 sibukela amamovie ntonintoni hayi niyahlekisa shame ngempela asivotanga ngiyavuma😂😂😂 angiyi ekilimanjaro Mhlonishwa 😂😂😂

  • @nomaswazishabalala508
    @nomaswazishabalala508 5 месяцев назад

    Hey naze nayi khuluma indaba ngempela wagcina ngoBheki Cele ukuhlakanipha hey sengiyolilalela njalo lol uhleli liyakha

    • @nomaswazishabalala508
      @nomaswazishabalala508 5 месяцев назад

      😂😂😂😂😂Waze wahlekisa Haibonah sithanda bo akukho muntu nentwala zakhe boh mhlonishwa😂😂😂

  • @nomaswazishabalala508
    @nomaswazishabalala508 5 месяцев назад

    Is igebengu mhlampe sitivread winner 😂😂😂😂

  • @VictorShongwe-eh3sc
    @VictorShongwe-eh3sc 5 месяцев назад

    If elections changed anything, they would have made it illegal. Ukube ukuvota kuletha ushintsho bebe zokwenza kube yi cala noma isono

  • @Sthem457-yn6hr
    @Sthem457-yn6hr 5 месяцев назад

    Zinqwele zakithi ngiyabonga kuphuzile yize ngingenelanga izinyanya zethu sengathi zingaba nani njalo njalo.

  • @siyahdube3127
    @siyahdube3127 5 месяцев назад +1

    Umbuzo uthi kungani sivota obala kubona wonke umuntu, koda masebebala babala ngasese?
    Kumanje eKZN sivezwa ezweni njengabantu abanodlame, sebethumele inqwaba yamaphoyisa ngoba bebona ukuthi bayasuka emandleni..
    ALIBUYELE EMAKHOSINI IZWE✊✊✊

    • @MusaMusa-j4h
      @MusaMusa-j4h 5 месяцев назад +1

      Ayi ukungabi neqiniso Kade yaqala le ANC . nabaziyo bethule besiyekelela thina esilapha phansi singazi lutho kuthiwa asivote nje kanti bayazana balwa esifanayo labantu manje azokhishwa kanjani lamanzi asengenile

  • @SurprisedBackpacker-wq9kj
    @SurprisedBackpacker-wq9kj 5 месяцев назад

    Ngeke sisabayilutho.

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 5 месяцев назад +1

    KONA IQINISO ALISEKHO EMHLABENI NGYE NGFISE UKBE ABANTU BANEQINISO NJENGAMI .

    • @VictorShongwe-eh3sc
      @VictorShongwe-eh3sc 5 месяцев назад

      Now u are getting to understand why Jesus was crucified

  • @mandlenkosicorneliasdlamin7175
    @mandlenkosicorneliasdlamin7175 5 месяцев назад

    Mina ngikhule kubhincwa imvunulo kugqokwa ibhulukwe kodwa namuhla uzwa kuthiwa ugqoke imvunulo, umuntu webrand wood kuthiwa ubhincile.

  • @S1M1P
    @S1M1P 5 месяцев назад +1

    What was CIA doing in South Africa during election day.

  • @lungilezwane-ro5ww
    @lungilezwane-ro5ww 5 месяцев назад

    Eish futhi IFP ivele yazikhipha by supporting amasela😢