Zakwe B.I.S ii Official Audio/Lyrics

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 21 дек 2024

Комментарии • 172

  • @GhettoFabulousFILMS
    @GhettoFabulousFILMS Год назад +43

    B.I.S 2
    bathi Zakwe ngenelela iphumile esporweni/
    gada kungaze kukhale insimbi, izingane ziphume eskolwen/
    iphumile ekhoneni, i-beef, ayiqhululwe ogqokweni/
    ngiwathanda womabili lamadoda, Gogo Skhotheni/
    injalo, usiba lungenhla, azibuyele ekubhaleni/
    iFlow isayindathane, angani iBorehole imbiwe ebaleni/
    sayiqobola ezintabeni, ibandla layivuma emgedeni/
    nganijova kudalo, ngisanganiphinda, okwe Pfizer enyameni/
    asifele khona, ezama jongo, zikhuphula amasongo/
    sekukhuluma igoso, loyo umthombo, othembekile uqobo/
    owayewu Mageza ngetogo, omunye uMageza ngesbongo/
    mina uMageza ngochopho, akorobhe zonke izibhicongo/
    ikanje, ibize ngikufukula, sonke sibona/
    sayishayela ihlombe, kanti ngapha ithanda ukuhlokoza/
    umkhonto ugwaze ekhaya, kumele siwuvale lo mkhokha/
    ozosishayela udaka la, si-emende bese ziya khonka/
    vele ngiyahlofa, abakaze bangibize kakade/
    sengaze zibulalane ngikhona, ngikakaze ngifakaze/
    bathi angimise uSkuva, inqola ingaze uphaphalaze/
    abanye bathi angimise uZulu, nje nami angisazi Simakade/
    abantu bathi why ungamthintanga uZakwe mawu dissa/
    i mean, kwaba balile, uyibalile neyinkinga ezami dina/
    no Maguluva akamufakanga uJenene mayi spitta/
    mina elami ijoko, ukuthi kuqaqeke ifindo abalitsinya/
    angeke ngi pick ama sides, ngiyekele i-main course/
    of the problem, mhlambe izolunga but angeke ngi-force/
    ngisuka kude nabo, lento ithanda uku exhaust/
    ngizoyingena nge 3 njengoba Tshatha no Selbeyonce/
    angeke si-give up, il do what i can do boys/
    angeke ngishaye iFlop okwe Mabala isayina uDuBoiz/
    but we can move on, ngiqala ngenza isfungo/
    mangidla abomrepha, elami icala lithethwa e-foodcourt/
    kunini sarepha, namanje abasihloniphi, abasiboni/
    elika Mthaniya meke la-stricker, ngeke lingashawa iGoli/
    nalama top ten lists, asigqilaza ngey'bomu/
    nishiya oJenene nifake abo Boity nabo Sho Majozi/
    ano check i-coast, ngi ghost, usize ungayihlokolozi/
    siyiqale emahontshi, lapho istafu sisikhwela okomlozi/
    ngibalapha izinhliziyo, nguqgikga kulesbhamu esingakhokhi/
    angani nawuphendula uRingo, umculo usune politiki/
    kudala sangena empini, sagadla basibheka/
    sayiqala nge kwaito, kuthe kusenjalo, sadwadla nge rap/
    bavuthe inkakha isemgedeni, ungayijahi izongena/
    bavuse inja ehlala emanxebeni, enga-bakkie okwe van/
    thina i-nonsense siyibona feri, singakhulumi/
    sathula kudala, sishawa kuma SAMA, ngeke singathululi/
    from u-Derrango no Bantwini, abaphulwa kabuhlungu/
    kwalandela mina, base beyivala ku Wena Wodumo/
    ama Golide ngiwabhaxe without ukuzinza iJozi/
    yal can keep the fame, mina angibhaleli ukubukwa ama groupi/
    bathi anginyuke ngathi cha, manginqaba anginiphoxi/
    lento ngizoyiphakamisa ngisekhaya, ngayinqwaba ama-copy/
    kube sekunyakaza uMzansi, ngutakula obishini/
    angani bese kuphele isikhathi eside engekho obathintile/
    akekho okhipha into eshisayo mina ngingakakhiphi/
    lokho kuyoba nzima, angani izimfundisi bazithola kimima/
    namakhehla ale Hip Hop, avumela ukuhluleka/
    kutanasa abafanyana nikhona, kulo mlilo enawuphepha/
    kwezaphesheya till namanje, kusayi peni nephepha/
    akusenani, ngizowuthwala lo mthwalo, ngafunga mhla ngingena/
    kulikhuni ukuvumela ukukhula, wena ungekho mkhulu/
    into esesiyihlonipha ukuthi bewukhona la kungekho muntu/
    nina nahlehla kungena ama era, kanti nenza iphutha/
    manje sekumele kuphinde kube yimina ozophipha lobumba/
    and kulesikhathi samanje kunzima ukumbona onekhono/
    ukubona i-idol yakho ifuna i-idol kuma idols/
    ayikhona, sekusele mina nje nani niyabona/
    zonke lezi engingazibalanga empini, ngizibanqa nebonda/
    from Blaklez to PDot and N’Veigh/
    akuna bhari engathinta uZiri nge pen game/
    ngiyazi inqwaba iyazibuza, obani laba bantu/
    ilezi oyithola epitoli kuphela okwa dompass/
    kumele indoda izibambe ziqine mayithinta uCebisa/
    angani ngihamba ngibuye nginjengo Mlindo ku uPhorisa/
    inqwaba esizenza amaculi, uBafana kwi Tshisa/
    lento thina yasikhipha kuma Skwatta Kamps, njengo Infa/
    kungcono nabo basakhipha nje noma bebheda/
    bagqilaza uSlikour, bathi aphushe noma izinga lehla/
    kulaba abenza abangakwazi, ngibawisa ngokushesha/
    nginidida ngama punch, okwa Priddy Ugly eginqwa uCassper/
    bengithi ngiyaniyeka, bathi Ziri galela boy/
    izimo ezi thesta ubudoda bami, okwezinkinga zika Murda Bongz/
    my metaphors, akwenza ungazithembi from i-voice/
    similar to ‘i will hurt you’ ebethi urana iJozi/
    bathi noma ungathini, ungamthinti u-Areece/
    ungamuthinti, u-Younger Chief, beno Shane Eagle/
    labo abashana bami, kumanje kumele ngibathume/
    namanje mangiringa ngabo, ngeke baphendule/
    ngoba ingonyama mayibhonga, kunyakaza i-jangela/
    kudala nizidalela, sengiya fix, akuphakame iy’panela/
    bathi they got it on lock, mangifika ngayi hacker/
    angani ngu-mastende, i run flats, mawu punch ngiyaphesha/
    yimi uJenene usomaqhuzu, umakhuza ngebhuzu/
    umaphuza mayebuza, bathi sifunda kumaphutha asadlula/
    unamba kgubuluza, kuphuzwe ne booze engaphuzwa/
    umagubha amathuna, abenomusa, abanika amathuba/
    usaka khuthuluza, ukufukuza impilo esayi-choose/
    nezikampani esengaphuma kuzo, basala nomvuzo/
    kwenye ngashiya isihlabathi, sasala savunda/
    kwenye ngashiya amaGolide, isaka azange ngalinuka/
    umubese ubukhali nhlanga zonke makukhona onenkinga/
    konke kuhlele obala, ngicela ungizwe ngoba angithandi ukubhinca/
    ukube iqiniso asilifeli, bengeke siliphile/
    leli hubo, seliphenduke iginsa, so kumele baliphinde/
    ithi singaxhamazeli, siyinsizwa ezingatatazeli/
    phela indaba isekuqaleni, ile ngxazu ebesingakayi phethi/
    bebethi asenze abakwenzayo, ngoba kufaka i-cent/
    imina i-voice ye Gagasi, ngahlulwa njani, uku ride i-wave/
    with that said, ngithi anikhuphula amasokisi/
    noma iCapital isayibhanga, ngeke singayiqala ibhizi/
    kwabazama ukungivala, angidinge ama visitor/
    and this, is just before single thuuuuh////

    • @shamibhai2752
      @shamibhai2752 Год назад +1

      Dankooo🔥🔥🔥

    • @Ma_Akho21
      @Ma_Akho21 Год назад

      @@shamibhai2752 Sawbona, Ngyaxolisa Ukukuphazamisa Nami Ngya Actor Ngenza Ama Skits Ngcela Ungi Support Kuyona Le Channel Engi Commenter Ngayo *MPATHA SA* 🇿🇦🎬🎥😁🙏🏾

    • @sabelosashdube2931
      @sabelosashdube2931 Год назад +2

      Let’s give Zakwe his flowers while he is still alive 😢,,this giys is a genius 🎉

    • @marevanhuyssteen1816
      @marevanhuyssteen1816 Год назад +1

      Danko bro, this helped me translate to english

  • @BandileKhwezi-ob9ec
    @BandileKhwezi-ob9ec 8 месяцев назад +6

    Ngiwathanda womabili lamadoda Gogo skhotheni 🔥🔥😂

  • @appleblack.
    @appleblack. Год назад +16

    "Nayeka ojenene nafaka abo boity nabo sho majozi" 🔥🔥i felt that

  • @sihlenkosi9502
    @sihlenkosi9502 Год назад +10

    Yabhodla ingonyama yoooh,kudala yacasuka🔥🔥🔥🔥🔥🔥🙌🙌🙌🙌

  • @thobelanimkencele8225
    @thobelanimkencele8225 Год назад +1

    "Kumele indoda izibambe ziqine mayithinta uCebisa"
    Ziri galela boy!!!!! Bayoze bavume General🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
    EC approves!!🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @thamrroanelee1867
    @thamrroanelee1867 Год назад +5

    Bhuti zakwe uyingwenya🔥🔥

  • @manenzokuhlemthembuenkandl3906
    @manenzokuhlemthembuenkandl3906 Год назад +5

    Ngicela u"ngizwe" ngoba angithandi ukubhinca.
    We as Bhinca nation we approve this punch!!😉😉👏👏

  • @appleblack.
    @appleblack. Год назад +4

    "Nalama khehla e hip hop avumela ukuhluleka" ummmmmm🔥🔥🔥🔥it up again.

  • @hoodheritage1708
    @hoodheritage1708 Год назад +7

    The king of KZN HipHop

    • @anuenki6050
      @anuenki6050 Год назад +1

      AFRICA ACTUALLY TO BE MORE PRECISE

  • @don_network1306
    @don_network1306 Год назад +2

    Bathi noma ungathini, ungamthinti u-Areece ungamthinti, u-younger chief, beno Shane Eagle.. Labo abashaba bami, kumanje kumele ngibathume 🌟🔥🔥🔥🐐

  • @sanelensibandze2240
    @sanelensibandze2240 Год назад

    Ngyakuzwa General, after Prokid the throne is yours King 🙏

  • @Ma_Akho21
    @Ma_Akho21 Год назад +3

    AwwNgaphi Zinja Zbarker Emumva You Backstabbers Nithi N"phetha Ma Barz Inglosi Ze Nkos Phel Futseg 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🐐 Patiently Waiting

  • @Partee_IpantsulaEC
    @Partee_IpantsulaEC Год назад +5

    UJenene wamagama🥵🔥🔥🔥🔥🔥

  • @carlinrsa9535
    @carlinrsa9535 Год назад

    Yhoo yhoo yhoo 😭🔥🔥🔥🔥
    Abashana bakho bonke aba Zakwe 🥺🔥🔥

  • @njabulobuthelezi1912
    @njabulobuthelezi1912 Год назад

    Kudala ngasho bayoze bavume legend itself sukile

  • @lindelanimnisireggiel8999
    @lindelanimnisireggiel8999 Год назад +1

    Since day one ngizwa uculo wakho Grootman bengiqala ngawe kubona umuntu odlala ngama gama njengawe and also I like I combination yakho no Grootman u X - Wise Perfect song 💯💯💯💯💯💯👌👌👌👌👌🎶🎶🎶✅✌️💪🎤🎸🎼👑🔥🔥🔥

  • @andilekortman6172
    @andilekortman6172 Год назад +5

    Danko my brother ungubhalelil kulo 100 bar's cebisa ✍️🙌🙌👂👂👏

    • @Ma_Akho21
      @Ma_Akho21 Год назад

      Sawbona, Ngyaxolisa Ukukuphazamisa Nami Ngya Actor Ngenza Ama Skits Ngcela Ungi Support Kuyona Le Channel Engi Commenter Ngayo *MPATHA SA* 🇿🇦🎬🎥😁🙏🏾

    • @Ma_Akho21
      @Ma_Akho21 Год назад

      Sawbona, Ngyaxolisa Ukukuphazamisa Nami Ngya Actor Ngenza Ama Skits Ngcela Ungi Support Kuyona Le Channel Engi Commenter Ngayo *MPATHA SA* 🇿🇦🎬🎥😁🙏🏾

  • @BennedictMzwandile-vy2hw
    @BennedictMzwandile-vy2hw 8 месяцев назад +1

    Bars and truth big boss zakwe

  • @mfanakagogosa
    @mfanakagogosa Год назад

    aaaaaayaaaaaiii bafana bomlungu ipeni lenziwa njee nake.bafundise jenene

  • @matlhatsemonyela1225
    @matlhatsemonyela1225 3 месяца назад +1

    The beat 🔥🔥🔥🔥☄️☄️☄️

  • @buhle_emdee9787
    @buhle_emdee9787 Год назад +1

    😳💥💪💯✊️❤️ Ayyyy ay ay ay, the game is on

  • @KNMuzidbn97
    @KNMuzidbn97 Год назад +4

    Ngiyakuzwa mina🔥🔥, kodwa sumdisela K.O 😂😂😂

    • @mandlangwenya8124
      @mandlangwenya8124 Год назад

      Lol ..wenzani u K.O kodwa Zakwe? expect a reply from him soon.

  • @NdhloziEmpire
    @NdhloziEmpire 7 месяцев назад +1

    Is'hlalo sob'khosi🖤💛

  • @Lollie_me
    @Lollie_me Год назад +2

    Itsotsi 🤟"Spitting"🥵 By Nature 💯

  • @MADLOKOZA
    @MADLOKOZA Год назад +1

    Wasigeza umoya Cebisa mfwethu

  • @Cele459
    @Cele459 Месяц назад

    Bayeke Bru 🎉

  • @hashtagsazikonke2110
    @hashtagsazikonke2110 Год назад +4

    My Metaphors Akwenza Ungazithembi From iVoice Similar to "i will hurt you" ebethi uRun'Jozi
    😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @bhekishinga2387
    @bhekishinga2387 Год назад

    Eish uKwayile uJenene🔥🔥👏🏼

  • @mbongisenintshalintshali5380
    @mbongisenintshalintshali5380 9 месяцев назад

    Thank u my brother i have been waiting for u kunini brah ❤. The best rapper of all time

  • @Thabani_Tman
    @Thabani_Tman Год назад +1

    The most underrated rapper

  • @bongumusamtshali5140
    @bongumusamtshali5140 Год назад +1

    Dlulisa ukubonga Zakwe🙏🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @syandasya6735
    @syandasya6735 Год назад +5

    Ay sukile baba 🙌 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥 you got the whole kasi behind you SNQAW"NQAW REPRESENTER

  • @thamsanqazulu3753
    @thamsanqazulu3753 Год назад

    Ishuuu thina I nonsense syibona fere singakhulumi 🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @Ceelowstaoffical
    @Ceelowstaoffical Год назад

    Zakwe🔥🔥🔥🔥🙌

  • @appleblack.
    @appleblack. Год назад +5

    That flow🙆‍♂️🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @sthemenzy
    @sthemenzy Год назад

    No guys u missed the bar...Lento yaskhipha kuStwatta njengo Infa...this is fire..Legend Zakwe get your flowers, i know u from red tap ushaya nge unmatched flow

    • @nhlakaniphobuthelezi7250
      @nhlakaniphobuthelezi7250 Год назад

      There is a lot of them bro…”ngihamba ngibuye njengo Mlindo kuma Phoyisa”🙆🏾‍♂️…”ngani nizenza abaculi njengo Bafana kwi tshisa “ do you remember the soapie ai 🙆🏾‍♂️

  • @AnoKings
    @AnoKings Год назад

    Uyesabeka 🙆🏽‍♂️🙆🏽‍♂️🙆🏽‍♂️

  • @Selby-Radio
    @Selby-Radio 2 месяца назад +1

    ❤❤❤❤❤

  • @bonginkosimaphumulo2056
    @bonginkosimaphumulo2056 Год назад

    Zakwe inja kakhulu " bathi angi"MisuZulu" nami angisazi "Smakade"

  • @sabelosashdube2931
    @sabelosashdube2931 Год назад +2

    😢😢they don’t respect the game for sure,, Zakwe yinja ya Game,,give him his flowers 💐 🎉while he is still alive ❤,,,inja yeGame Zakwe

  • @Sabakufa
    @Sabakufa 4 месяца назад

    The legendary Zakwe 🙌🙌

  • @zikhalibongane942
    @zikhalibongane942 Год назад

    Wayengu mageza 😮😮😮

  • @njabulondlela7489
    @njabulondlela7489 Год назад

    🙌🙌🙌 njenene wama njenene!!!

  • @mlungisicedric-ux9gf
    @mlungisicedric-ux9gf Год назад +4

    This is dope njayami 💯🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

    • @Ma_Akho21
      @Ma_Akho21 Год назад

      Sawbona, Ngyaxolisa Ukukuphazamisa Nami Ngya Actor Ngenza Ama Skits Ngcela Ungi Support Kuyona Le Channel Engi Commenter Ngayo *MPATHA SA* 🇿🇦🎬🎥😁🙏🏾

  • @mvikelimvie1472
    @mvikelimvie1472 Год назад

    Iyhooooo 🙏🙏🙏🙏🙏👌👌👌👌inamandla straight

  • @philangwane2560
    @philangwane2560 Год назад +1

    Lokhu ngibabaze kuLine 1 😂😂😂😂🔥🔥🔥👌👌👌 Salute

  • @vusidlamini6275
    @vusidlamini6275 Год назад +3

    IsiZulu esinothile 🙌👑

  • @mholingcobo
    @mholingcobo Год назад +1

    uJenene 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @thobanibilly-nelson2115
    @thobanibilly-nelson2115 Год назад

    snyakazisa umzansi woke wola baba.......!👍👍👍👍

  • @sisou443
    @sisou443 Год назад

    Izinto ezithinta ubudoda bami okwenkinga zika Murda Bongz 😓😓😓😓😓 that’s cold Ntokoh, angeke tjo tjo tjo

  • @justicesokhela9366
    @justicesokhela9366 Год назад +7

    Bafethu do you understand the amount of venac literature in this song. 😧😧 School should be studying this

    • @prowesa3240
      @prowesa3240 Год назад +1

      I don't think they know dat but I feel u

    • @appleblack.
      @appleblack. Год назад +1

      🙆‍♂️🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @Sakhephi
    @Sakhephi Год назад +1

    Zakwe can rap

  • @khanyisaniphungula1653
    @khanyisaniphungula1653 Год назад

    Ntokozo Zakwe you gat balls, usukela u NTOKOZO MDLULI who is K.O, asikhohliwe kuthi wadayisa i Gold once after that waphelelwa ushatini wahlulwa izintwana kwi Now Or Never ya DJ SWITCH, u Mr Cashtime from days of Teargas unama hits kuma charts and Albums that trends and he got Bars #"karaoke ya zakwe no Duncan"

  • @ziphozonkekhanyile3112
    @ziphozonkekhanyile3112 2 месяца назад

    Ngsasho namanje ugoqile Cebisa

  • @mbonisenimbonie8483
    @mbonisenimbonie8483 Год назад +8

    🤣🤣 ama lines ka Ngizwe awu 100 bars ewodwa

  • @ExcitedBoatLake-bv1rv
    @ExcitedBoatLake-bv1rv 18 дней назад

    Mnikezeni isihlalo sobukhosi

  • @Doc_Blxckrsa
    @Doc_Blxckrsa Год назад

    Aiii wakhulu mphathi 🔥♨️‼️

  • @appleblack.
    @appleblack. Год назад +3

    A+ level ye rap in S.A

  • @njabulomabaso7404
    @njabulomabaso7404 Год назад

    Iyoooooooo iyoooooooo iyoooooooo njayami🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

    • @Ma_Akho21
      @Ma_Akho21 Год назад

      Sawbona, Ngyaxolisa Ukukuphazamisa Nami Ngya Actor Ngenza Ama Skits Ngcela Ungi Support Kuyona Le Channel Engi Commenter Ngayo *MPATHA SA* 🇿🇦🎬🎥😁🙏🏾

  • @YanosCulcture
    @YanosCulcture Год назад

    Yeses maziri 🔥🔥🔥🔥

  • @sphamandlamkhwanazi3130
    @sphamandlamkhwanazi3130 Год назад

    Wadlala kamnandi ngolimi likamageba🙌

  • @nkulinkuli-ou7or
    @nkulinkuli-ou7or Год назад

    Ishuuuuu😬😬😬🔥🙌

  • @goodenoughseun9523
    @goodenoughseun9523 Год назад

    Konke khlel obala ngcel ung”Ngizwe” Ngoba angthand uk Bhinca 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🙌🙌🙌/

  • @kwandathusi2865
    @kwandathusi2865 Год назад

    Kunjaloo kunjaaaaaaloooo zakwe 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥❣️❣️❣️❣️❣️❣️❣️❣️❣️❣️❣️

    • @Ma_Akho21
      @Ma_Akho21 Год назад

      Sawbona, Ngyaxolisa Ukukuphazamisa Nami Ngya Actor Ngenza Ama Skits Ngcela Ungi Support Kuyona Le Channel Engi Commenter Ngayo *MPATHA SA* 🇿🇦🎬🎥😁🙏🏾

  • @philangwane2560
    @philangwane2560 Год назад +1

    "From u-Derrango no Bantwini, abaphulwa kabuhlungu kwalandela mina, base bavala ku wenacWodumo" kuke kwabukiswa kuma SAMA 💔especially babes amaWololo ayiculwa ngisho nangamaphara nabashana and it was one of the most requested song on radio kodwa bayigamba kunjalo

  • @sphamandlanxasana8137
    @sphamandlanxasana8137 Год назад +5

    we are waiting for nothing but 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

    • @Ma_Akho21
      @Ma_Akho21 Год назад +1

      Sawbona, Ngyaxolisa Ukukuphazamisa Nami Ngya Actor Ngenza Ama Skits Ngcela Ungi Support Kuyona Le Channel Engi Commenter Ngayo *MPATHA SA* 🇿🇦🎬🎥😁🙏🏾

  • @sphamandlajunior6736
    @sphamandlajunior6736 Год назад

    More fire weLokishi✍️💥

  • @siphesihlekhumalo9244
    @siphesihlekhumalo9244 Год назад

    Igeja elathenga inkomo lilinye🔥🔥🔥🔥

  • @brownselemani1205
    @brownselemani1205 Год назад

    Zakwe 🔥🔥🔥👆👆👊

  • @sihlemiya3708
    @sihlemiya3708 Год назад

    Esakho lesicoco bafo, bonke bayizwile kodwa bathule engathi abazwanga twaaah 😂, ngyaphakamisa SALUTE

  • @matlhatsemonyela1225
    @matlhatsemonyela1225 3 месяца назад

    Damn this is the hardest track thus far

  • @ZonkeBonkeNdlangamandla
    @ZonkeBonkeNdlangamandla Год назад

    Yabona MR GENERAL!! I SALUTE, SIYABONGA K'DZALA SIKULAMBELE LOKUCHAMUKA KUWE UCOBO

  • @SthembisoNcube-l1q
    @SthembisoNcube-l1q Год назад

    I Yashica ilbum danki zakwebaba

  • @gcinamdludla6321
    @gcinamdludla6321 Год назад

    I didn’t think Zakwe had this much dragon fire

  • @mikenkgapele6250
    @mikenkgapele6250 Год назад

    mulilo 💣💣💥🔥🔥🔥🔥🔥...

  • @philangwane2560
    @philangwane2560 Год назад

    Nanamhlanje angikholwa😂😂😂🔥🔥🔥Zakwe mannnnn🐐

  • @BGreatnessMiiiLove
    @BGreatnessMiiiLove Год назад

    Zakwe dawg 😁

  • @SquarededBeats91
    @SquarededBeats91 Год назад +1

    Ishuuuuuuuuuuuuuuu!🔥🔥🔥

  • @marevanhuyssteen1816
    @marevanhuyssteen1816 Год назад

    Jesus the flow is unreal!

  • @mncedisimazibuko8598
    @mncedisimazibuko8598 Год назад

    Danki 🔥🔥🔥🔥🤳

  • @vusimuzindlovu2304
    @vusimuzindlovu2304 7 месяцев назад +1

    Kodwa uyakhafula bafo.

  • @Sobahle_RSA
    @Sobahle_RSA Год назад

    Yerrr 🔥🔥🔥💯

  • @vendaPedikid0
    @vendaPedikid0 Год назад

    Request a feature 💕🥇

  • @lenientmlauzi8344
    @lenientmlauzi8344 Год назад

    Muhle umsebenzi wakho Zakwe

  • @scottbaby
    @scottbaby Год назад

    It is dope✌

  • @christopherqoqa1806
    @christopherqoqa1806 Год назад

    3 months ago😳👀 why yall aint push this track?

  • @legendaryme253
    @legendaryme253 Год назад

    Zwake nkabi🔥🔥🔥

  • @ziphozonkekhanyile3112
    @ziphozonkekhanyile3112 Год назад +1

    Zakwe🦁🔥

  • @anuenki6050
    @anuenki6050 Год назад +1

    THE RAP GOD 🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @hungwekuhlase4332
    @hungwekuhlase4332 3 месяца назад

    "NginguMlindo kuMaporisa" 🤣 aweyani uyiqhuba ngesagila 🤣

  • @lebohangphahlane8736
    @lebohangphahlane8736 Год назад +2

    Zakwe🔥

    • @Ma_Akho21
      @Ma_Akho21 Год назад

      Sawbona, Ngyaxolisa Ukukuphazamisa Nami Ngya Actor Ngenza Ama Skits Ngcela Ungi Support Kuyona Le Channel Engi Commenter Ngayo *MPATHA SA* 🇿🇦🎬🎥😁🙏🏾

  • @clindodarapper4844
    @clindodarapper4844 Год назад

    General 💥💥💥💥💥

  • @Digitallibrary-y2k
    @Digitallibrary-y2k Год назад

    The big homie

  • @mbophasikelela227
    @mbophasikelela227 Год назад

    Ingaphezulu 🙌🏿

  • @siyabongamsomi2425
    @siyabongamsomi2425 Год назад +1

    Hahahahahahaha.... 🤣 🤣 🤣 Yangiqeda ke ekugcineni wenzani udlala ngo Xwise 🤣🤣

  • @sanelensibandze2240
    @sanelensibandze2240 Год назад

    Bacolele my King😢

  • @marleysoulscircle2023
    @marleysoulscircle2023 Год назад

    Jenene!!

  • @bonganintuli9749
    @bonganintuli9749 Год назад

    We've been waiting for this and it's finally here 🔥🔥🔥

  • @masangemgodlana9324
    @masangemgodlana9324 Год назад

    General 🙏🙌

  • @dawnndmusic4008
    @dawnndmusic4008 Год назад +1

    yho yho yhoooo🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥❣❣❣❣❣❣❣❣❣❣❣❣