Kubi uMthandeni ejikelwa abalandeli bakhe emva kokuthi athi abamusizi ngalutho 😳[Zizwele]

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 фев 2025

Комментарии • 69

  • @goodnessnzuza1323
    @goodnessnzuza1323 21 день назад

    He has a pride

  • @Mgazi-c5s
    @Mgazi-c5s 26 дней назад +1

    Nizoqhubeka nimlandele kodwa anokwazi akanendaba nani futhi akanincengile😂😂😂😂😂

  • @BonganiMhlongo-d6d
    @BonganiMhlongo-d6d 26 дней назад +3

    Ngaze ngadlala nge voti lami u R300 wami sengiyinja manje

  • @henielngwane9004
    @henielngwane9004 26 дней назад +2

    Isidunyelwa lesi😂😂😂

  • @delanicele2432
    @delanicele2432 26 дней назад +2

    ..........😢😢😢....ngyazisa ngezimali zami ngithenga ama tracksuits, ngigibela amabhanoyi, lapho nginawo wonke ama albums akhe

  • @MuziwakhePhakathi
    @MuziwakhePhakathi 26 дней назад +1

    Yeka izimali zethu sithenga ama cd ngoba simeseka namhlanje sekhuluma kanje ayi mfoka Manqele awukwazi ukubonga

  • @ntokozomkhize6088
    @ntokozomkhize6088 26 дней назад +2

    Usewinile phela yikho eseth asfusege! Kokzayo uyovotelwa yile youth akhuluma ngayo !uschwensile kahlehle

  • @MleyiMavundla
    @MleyiMavundla 27 дней назад +2

    Iyabonakala kdwa eyanyathela ubulongwe busashisa Bafana kabithi 🤞

  • @FikileLangelihle
    @FikileLangelihle 22 дня назад

    Lawrance Nene fuseg

  • @PaulosMhlungu
    @PaulosMhlungu 25 дней назад +1

    Hhaaaw besi buzz kangaka sthenga. Amakhasethe sabuye sthenga ama CD omculo wakhe manje asiselutho " unjalo umuntu mesesuthi"

  • @SibusisoTshabalala-i8r
    @SibusisoTshabalala-i8r 26 дней назад +1

    Umthandeni akakhandiwe kahle kahle umlomo wakhe kuyaziputshukela nje khuluma ukhohliwe ukuthi ku baba no mama bemizi abamesekayo usenza iyilima lo. Ubunsizwa bakhe buyingane ngomqondo impela nje

  • @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
    @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 26 дней назад +1

    Sidakwa lesi vele ingqondo ilingana neminyaka yakhe

  • @SithembisoTembe
    @SithembisoTembe 27 дней назад +2

    Uzikhiphile Kimi

  • @bonginkosindlovu8094
    @bonginkosindlovu8094 26 дней назад

    Niyajabula nje uma esho kanje nizophinde nivote 70s and 80s phaphamani ningamvoteli ama2000 iwona azovota nibone uzoke aphinde awine yin

  • @PhilaniShandu-b8x
    @PhilaniShandu-b8x 27 дней назад +3

    Ei wakhuluma mfeth ei lendoda yakwamanqele igejile

  • @TholiMlondo
    @TholiMlondo 26 дней назад +1

    Khona abathi akaxolise😂😂😂 xolisa kanjn muntu engaqali ukubheda ano wake wathi akabancengile abantu

  • @sphandlazi9920
    @sphandlazi9920 26 дней назад

    Ngicela ukxolisa kuZimiphi Biyela ngokumkwatela kwam the day emthuka estage. Ngithi nje yobe Menziwa 🖐️

  • @SabeloNqubuka
    @SabeloNqubuka 27 дней назад +1

    Mondleni Mani animuzwa ukuthi ufuna isondlo qondani inkulumo yalomfana akahloniphi lombhemu

  • @NokuzolaCingo
    @NokuzolaCingo 27 дней назад +2

    Myeke sizombonisa lo uyanya kudala ndisiva uba usile simvikela andikwazi nokulala silent ndinam side imaliya engaka yhoooo usinyela udluthi ngodoyi siphakele usuthi uyanya

  • @siphotitusphenyane8717
    @siphotitusphenyane8717 26 дней назад

    Ngasho ngathi lomfana akezanga ngobuhle kumaskandi uyisixhama.

  • @AmonDelani
    @AmonDelani 26 дней назад

    Yona lendoda ayixolise.ku shelele ulimi.xolisa Sk.kubantu.iwona lama 70s nalama 80s akubeke la..kumele engabe uyawabonga..

  • @mongamelidladla3599
    @mongamelidladla3599 27 дней назад

    Ay kmele axolise nje straight u Manqele

  • @BhekisisaShandu
    @BhekisisaShandu 27 дней назад

    Cha uyabheda lomjita usesibonga kanjena ufanelwe ukuyekwa isupport angayitholi kity ayithole kulama 2000 akhe loo.

  • @siphokuhle
    @siphokuhle 26 дней назад

    Akayeke angaxolis uryt kanje.
    Mina sengidelete kwangoma zakhe ngizophisana ngawo ured

  • @jabulanicele3657
    @jabulanicele3657 27 дней назад

    Cha akaphuzile. Kufana nse nokuvotela elinye iqembu bese likhwela ekhanda kuwe ledelele.

  • @SandileNdlovu-z3o
    @SandileNdlovu-z3o 27 дней назад

    Mthandeni SK ubhedile bafo ubewrong sivote kanje😮

  • @bhekisibiya917
    @bhekisibiya917 24 дня назад

    I think the problem here is that their managers do not teach them the business. Every business has Do's and Don'ts.
    Marketing and distribution must play their and coach these artists so that their artists use the language which seek to promote their music and artist as a person. And attract more people to the artist.
    He was so reckless especially because Maskandi genre has become so competitive.

  • @VuminkosiManqele
    @VuminkosiManqele 26 дней назад

    Yobe sizwe esinsundu kushelele ulimi nathi singabathandi nabalandeli bakaMthandeni kasibgajabulisi izimfamona ezilindele isici ukuze zigigiyela ngaso. Akukho soka lingenasici yobe lixhoshwa libhekile, kasosale sesilwamukela uxolo lukaMthandeni njengoba lunjalo siyeke ukumbeka amabala.

  • @ThabaniMngomezulu-q3w
    @ThabaniMngomezulu-q3w 26 дней назад

    Mfoka Manqele wofunda ukuzithoba kubantu ungaziphakamisi udelele abantu uzowa bhu bayakhula abanye oMaskandi bazokhula bakushaye phansi.

  • @BonginkosiZethembe
    @BonginkosiZethembe 27 дней назад +1

    Jula ngalenkulumo b4..ukhulume...so ungabosheshe uphawule ...ngento ekuy social media....coz lento yokufunda iyasiza ....awuphawuli ungakaqondisisi inkulumo ukuthi ibinjaloni or I edithiwe ....ngoba masekuvela u original walenkulumo uzozisola ngalamazwi....

  • @libertymthethwa5649
    @libertymthethwa5649 27 дней назад

    Ayiii lenkunzi ingiphoxile ngivedane ngayidelete enhliziweni yami

    • @BonginkosiZethembe
      @BonginkosiZethembe 27 дней назад

      @@libertymthethwa5649 uyashesha bohhh uku delater...as if iqamba amanga...

  • @trevorncube560
    @trevorncube560 27 дней назад +1

    Umuntu ukhuluma amaqiniso ma edakiwe

  • @mlungisipetrosndwandwe7285
    @mlungisipetrosndwandwe7285 20 дней назад

    Uyanilaya sengathi angaphinda futhi anithuke ngoba nimkhotha izinqe. Khona amadoda alibala ukulwela nokuthanda enye indoda kazi abafazi, izintombi nezingane zenu lukhona yini ezisalutholayo uthando? Nihlale nimphikela enedelela phezu kwabo Mthandeni umkhonto ugwaza ekhaya manje😂😂😂😂

  • @MusaKhanyile
    @MusaKhanyile 27 дней назад +2

    Simvotele lomfana kodwa simsekile samvotela kodwa uzothi fokofu kithina kuyokuqoqa ukuhlwa

  • @MpenduloNtuta-tp2jb
    @MpenduloNtuta-tp2jb 27 дней назад +1

    Akanangqondo ebelila izolo ecinezelwa kukhozi ethethelwa ngababantu caba unobunja

  • @velangenkosimadondo4448
    @velangenkosimadondo4448 27 дней назад

    Wabheda umfana yaz ulahlwe idlozi lakhe

  • @ngovustudio
    @ngovustudio 27 дней назад +1

    Before nje i wi-fi yamahala, besithenga ama-cd akhe lo mfo

  • @Mdu-n9z
    @Mdu-n9z 27 дней назад

    Kkkkkk uyaphapha

  • @makhathinigodfrey3914
    @makhathinigodfrey3914 25 дней назад

    Isilima kanti ukuba uKhuzani bengeke awukhulume lodoti kodwa sobohla manyosi

  • @NozieM-s4h
    @NozieM-s4h 27 дней назад

    Usidelelile nje vele...🫢

    • @lizekamazinyo3333
      @lizekamazinyo3333 26 дней назад

      Nakhuuyaaa😂😂😂? Othi ngilinde impendulo

  • @SporoNgubane-tq7kn
    @SporoNgubane-tq7kn 26 дней назад

    Mina ngifuna 1800 wami engavota ngawo kulungile phela mayekhuluma kanje naye aka fokofo elethe imali yami

  • @MandlaFrancisMnyandu
    @MandlaFrancisMnyandu 26 дней назад

    Inhlamba pho, benzeni abantu benkosi

    • @MandlaFrancisMnyandu
      @MandlaFrancisMnyandu 7 дней назад

      Yikho nje ngisazilalelela I Ndidane no Mgqumeni, umaskande wagcina ngaleziyazinsizwa ezimbili.

  • @VusiNathy
    @VusiNathy 27 дней назад

    Cha yena uphazamile nkosi yami kakhul akaxolise mpela

  • @MbongeniMdabe-rn8bq
    @MbongeniMdabe-rn8bq 27 дней назад

    Uyixosha kanjani inja ubese ugodla umdlwane lokhu kuyisifundo nakuwo lama 2000 ukuthi uzowajikela ngelinye ilanga

    • @sakhilemhlonipheninzuza
      @sakhilemhlonipheninzuza 27 дней назад

      shuuu. ijulile inkulumo yakho ba4

    • @BonginkosiZethembe
      @BonginkosiZethembe 27 дней назад

      @@MbongeniMdabe-rn8bq vele uqinisile abamsizanga ngalutho uyacuaza nje ukuthi alibala ukuthatha inkulumo engayohlolile aphendule kabi ....kanti ama 2000....ayayilandelela into b4... akhulume...awagijimeli ekusoleni umuntu

  • @LawranceNene
    @LawranceNene 25 дней назад

    Niyalunga shosho

  • @AndriesMnculwane-lc6ec
    @AndriesMnculwane-lc6ec 27 дней назад +1

    Uryte impela angithi akanamona yena.

    • @Chinekewhowwww
      @Chinekewhowwww 27 дней назад

      Umona ungenaphi kwesistatement? Ubhadlile ekhanda

    • @NomvuseleloNkomo
      @NomvuseleloNkomo 27 дней назад

      ​@@ChinekewhowwwwUyaphupha uvelewaphendula engezwanga😂 Listening skill asibonwa

  • @MduduziSibanda-hh5rv
    @MduduziSibanda-hh5rv 27 дней назад

    Uyadelela lombhemu,athi fokof ebantwini okuyibona abazala lawo ma 2000

  • @ThabaniNyawo
    @ThabaniNyawo 27 дней назад

    Yena ubhedile impela

  • @SiphoGwala-p1d
    @SiphoGwala-p1d 25 дней назад

    Kade ngasho ukuthi islima lento okthiwa umthandeni empeleni umzondeni lo kushukuthi ukuthi u sk u s umele u sphukuphuku

  • @MlindeliKuntayi
    @MlindeliKuntayi 27 дней назад +1

    I didn't vote him but I wanted him to win after that nonsense ayithethe kulaa interview hai the guy liqaba ngesixhosa he's so unprofessional rhaaaa

  • @QsfghAh
    @QsfghAh 27 дней назад

    Uyadakwa lomfana

  • @jabulanishezi2998
    @jabulanishezi2998 27 дней назад +3

    Noze nimbone ukuthi inhloboni lomfana enimthandayo

    • @Chinekewhowwww
      @Chinekewhowwww 27 дней назад

      He will always be better than undabazabantu

  • @MthokoMthembu-g7l
    @MthokoMthembu-g7l 27 дней назад

    Ubhedile ngempela uMthandeni usitshela ngama-2K abantu abangasebenzi bayithathaphi imali uzibulalela i-kusasa lakhe ngezandla njenge-Mfezi uzobuya esezosikhalela njalo kusasa sesingasayingeni Indaba yakhe

  • @MakhosayabusaNxumalo
    @MakhosayabusaNxumalo 27 дней назад

    cha khona kusidakeliwe okumthandeni ay

  • @FikileLangelihle
    @FikileLangelihle 22 дня назад

    Nawe mthanden usujabulisa izitha zakho ke manje ayisasizakele ke hoo

  • @SceloNgwenya-u8s
    @SceloNgwenya-u8s 27 дней назад

    Lungisa manqele