Yebo isilima sodwa esingayiboni lento yokuti yitulo lokukhinyabeza uZuma nemk hlangana muntomnyama nikhiphe uramadollar he need to step down hes evil mo damage done by this man an worse he chose foreigners on top of us so what is next our country is going down to drain he killed us for covid even now my arm still sore now and then he was planing to reduce people worse is coming😮
Wehlulwa yini ukukhuluma esengapha e SA? Imbangi ka Chris kwakungu Mbeki bebanga isikhundla se DP. U Cyril owenza ama negotiations e CODESA wayephikiswa u Hani ngakho wayemfuna phansi ukuze kuphaksnyiswe umsebenzi wakhe awenzile u Cyril. U Mandela uyazi ngalendaba futhi wayengeke ahlale angayiphenyi uma efuna iqiniso layo. U Tokyo waba owokuqala esidunjini sika Hani. Lwalungeke lubekhona ukhetho esaphila u Hani. Ngobani abazuza okhethweni lwa zwelonke? Kungani bemkhipha inyumbazana u JZ? Lendaba ayivezwanga ngani ngesikhathi izwe lonke lilwa no JZ endabeni yama Gupta? Umuntu oyedwa angeke abulale iqhawe elimqoka emzabalazweni uma ebesadingekile u Chris ku ANC. U Chris wayemelene nezivumelwani namabhunu kanti bonke abanye ikakhulu u Rama no Mandela babe jaha ukuthi izivumelwano ziphumelele kujahwe ezikhundleni zamandla. Zabelwana izikhundla President Mandela DP Mbeki SG Cyril. Ukuphi lapho u JZ okuthiwa wabulala?
Akukho nto ebophisa u Zuma kulento ekhulunywa yilomlungu. Into ekhulunywa umlungu u Zuma wavakashela u Derby Lewis hhay yona lendoda take Poland. Uthi ucabanga ukuthi wayebasiza kodwa kwagcina kungenzekanga lutho. Ngamanye amagama alukho usizo abaluthola. Akazi ukuthi U Derby no Zuma babexoxani. What Zuma had information about the incident and he went to try and confirm what he knew about the killing of Hani. The person who knows what was discussed between Zuma and Derby is the men. THAT IS DERBY AND ZUMA. WE CAN SPECULATE ALL WE WANT. THIS IS A GAME PLAYED BY CERTAIN PEOPLE IN THE ANC. THIS IS MEANT TO STIR CONTROVERSY IN THE HOPE PEOPLE WILL LEAVE MKP. THIS GUYS ARE SO DESPERATE.
You said it good.This man from Poland , a murder of Hani was not a trained soldier ( just an Inforner ) We can just call him Inkabi.This Poland Inkabi looks to me like he is still hungry to do his job again (I am sure to be Inkabi is his job).
@@bongekahabe9656 You don,t understand uma ngithi ukhuliswe amabhunu, that is your problem, uyiBoy lamabhunu frm his childwood, wadayisa oLekota umdayisi omdala.
Hay hay u tshaya intsangu moc, yiya wedwa. Zuma wakho uyazazi i role ayidlalile, the question why did he visit the Prime Evile in jail. Why did he release Prime Evile and pay him monthly salary. U dom wedwa ungasifaki ebudomini bakho
Lalelake akekho Dom why kube ne MK bese ukukhishwa lomlungu? Ubaba UZuma is fighting for black people and he will die fighting coz asikokhululeki thina bantu abamnyama. Hamba wena nabelungu bakho thina sifuna izwe lethu njengoba linjalo
The same Zuma you are prepared to go to jail for released Wouter Basson a white man who killed more than 100 black people gave him a house and security guards!! Do you think we shouldn't believe Janus Waluz? Hamba uyoboshwa nalelisela lakho
Msholozi is clean so amanga awame kancane asizona iyiding ding abo domitjie thina. Only the fools will take what the media is saying. That guy would have said it long time that Zuma was involved why say it now? Angeke sikholwe amanga thina asizona iyilima. Iyiduphunga izona kuphela ezizolandela lodothi wokuthi uMsholozi was involved,its what they did also by the death of Muahmah Gaddafi and fools believed that.
@mhlakaniphimziwomusa9142 ukuthi uZuma wayakumbulali ejele lokho akusho ukuthi ngalesosenzo kuchaza ukuthi uye owabulala uHani. Ukuthi u Eugen De Kock wakhishwa ejele nalokho akusho ukuthi lesosenzo sokumkhipha sekusho ukuthi uZuma owabulala u Hani. Inina bantu enizakhela isithombe esithandwa yini by concluding that by Zuma doing that it means he is the one who killed Hani. No one can tell the reasons behind the realising of De Kock from jail people are making their conclusions
@nomagcisacawe3297 your opinion and you are entitled to it. As for me Cape to Cairo is Africa #fact. As we argue SANDF soldiers are in DRC fighting for Africa
@thomasmoyo1198 Talk about zimbabwean affairs. Talk about zimbabwean soldiers. Don't worry about RSA affairs. Asizinaki iindaba zamakwerekwere. Leave zuma, you have mnangagwa to worry about.
@@nomagcisacawe3297 such mentalities are there in society and have never progressed in life. We housed Zuma in my country Zambia even Oliver Tambo one day visit Zambia I will take you to O. R Tambo house so that you get school
@thomasmoyo1198 I actually lived in Ndola (Copper belt). I don't need to be schooled by a motorcycle about my history. Zambians are very controlled. You are zimbabwean. I know zimbabweans are ashamed of owning up to being zimbabwean. I know zuma from his days in swaziland ( most probably before you were born), so you can't tell him anything about him.
Vele awusiwona u Mkhonto thts why uthi angeke uboshelwe uZuma ungene ngenhloso Lana yokuzocema vele awuphoqiwe ama MK wonke azongena la engena khona uZuma
Bayokhohlisa izilima kuphela Viva Mk party Viva hlangana muntu onsundu malibuye izwe lokhokho bethu ayikho into ezokhulunywa ilomlungu esizoyizwa siyaxolisa emndenini kababa u Hani ngabasebenzisa igama lakhe ukuze bazicebise bona nemindeni yabo kodwa oka Hani ube uhlupheka
Vele ubelikhiphela lokhu Ramaphosa lelibhunu khona ezolinika imali yokhuluma into engekho kodwa kuhle ngoba uNkosikazi ka Hani uyalazi iqiniso ey ngoba leluminathi ewuramaphosa kodwa uZuma akayi ejele ngeke sidlale leluminathi ewuramaphosa
@@promisevilakazi1339Zuma wakhipha Eugene de Kock ejele ngo 2010 nd wayemkhokhela every month
Malinnni ayeyikhokha?
@@promisevilakazi1339 de Kock wakhishwa ubani ejele?
Babona ukuthi i Mk iwine icala lama vote manje sebeza nokunye.
Walalala.i Anc isizame ngakho konke ukusilutha..u Msholozi akaphephile.i Anc igolozile.ayifuni ukuphuma emandleni..
Iqiniso mfwethu abasibulale😢
Iyazibonakelela lento ukth amanga Besikulindele lokho akusithusi Wayengasho ngani sonke lesisikhathi Ramaphosa nabelungu bakhe benze ideal Abayiqale ngeke bayimele sibabhekile
Nami ngizokulandela bayabona ukuty umkhonto uyakhula
Uphume bamgibelisa indiza ebheke kwelakubo wayeka ukukhuluma esengaphakathi kwezwe usekhuluma ngoba esekubo bayanya
Yeheeeni lomlungu okade wathula sebhedela uzuma nxxa ay politiki
Kyaphela nge SOUTH AFRICA abake bezame
Ngekhe bakhohlise thina sikhathele ngamabhulu ne agent yabo ANC bayanya
Anc amaqhing enu sesiyawaz ngakho noma ningenzan okusalay asisanifun angazi noma aninaz yin izindlebe abanye bethu siyabong yin ngokusiholela ophathe
Lona bamkhipha sebehlele kahle oZonfo no Ramaphosa
Yerr
Uzuma sizomeseka noma bangathini
No one is above the law
Zuma une support kakhulu manje anc khohlwa mfana wami ungumfana manje
Uthengiwe ukuqambela UZuma amanga
Yebo isilima sodwa esingayiboni lento yokuti yitulo lokukhinyabeza uZuma nemk hlangana muntomnyama nikhiphe uramadollar he need to step down hes evil mo damage done by this man an worse he chose foreigners on top of us so what is next our country is going down to drain he killed us for covid even now my arm still sore now and then he was planing to reduce people worse is coming😮
Chaa ngeke ngiboshelwe omunye umuntu mina 😂😂😂
Yhoo cabanga njee
Wehlulwa yini ukukhuluma esengapha e SA? Imbangi ka Chris kwakungu Mbeki bebanga isikhundla se DP. U Cyril owenza ama negotiations e CODESA wayephikiswa u Hani ngakho wayemfuna phansi ukuze kuphaksnyiswe umsebenzi wakhe awenzile u Cyril. U Mandela uyazi ngalendaba futhi wayengeke ahlale angayiphenyi uma efuna iqiniso layo. U Tokyo waba owokuqala esidunjini sika Hani. Lwalungeke lubekhona ukhetho esaphila u Hani. Ngobani abazuza okhethweni lwa zwelonke? Kungani bemkhipha inyumbazana u JZ? Lendaba ayivezwanga ngani ngesikhathi izwe lonke lilwa no JZ endabeni yama Gupta? Umuntu oyedwa angeke abulale iqhawe elimqoka emzabalazweni uma ebesadingekile u Chris ku ANC. U Chris wayemelene nezivumelwani namabhunu kanti bonke abanye ikakhulu u Rama no Mandela babe jaha ukuthi izivumelwano ziphumelele kujahwe ezikhundleni zamandla. Zabelwana izikhundla President Mandela DP Mbeki SG Cyril. Ukuphi lapho u JZ okuthiwa wabulala?
Ay sebeqalile
Kuvele ukumkhipha kwabo i mission ye GNU usho manje wethuleleni sonke leskhathi bafunukusxhaphaza futhi ngamanga
Ngathi lizoba ngcono ijele kithi sonke sonyelwa Ramaphosa nalabelungu bayanya kulokhu akumane sife sonke
Akukho nto ebophisa u Zuma kulento ekhulunywa yilomlungu. Into ekhulunywa umlungu u Zuma wavakashela u Derby Lewis hhay yona lendoda take Poland. Uthi ucabanga ukuthi wayebasiza kodwa kwagcina kungenzekanga lutho. Ngamanye amagama alukho usizo abaluthola. Akazi ukuthi U Derby no Zuma babexoxani. What Zuma had information about the incident and he went to try and confirm what he knew about the killing of Hani. The person who knows what was discussed between Zuma and Derby is the men. THAT IS DERBY AND ZUMA. WE CAN SPECULATE ALL WE WANT. THIS IS A GAME PLAYED BY CERTAIN PEOPLE IN THE ANC. THIS IS MEANT TO STIR CONTROVERSY IN THE HOPE PEOPLE WILL LEAVE MKP. THIS GUYS ARE SO DESPERATE.
Lomungu bamkhiphele ukuthi azoqamba amanga lomgodoyi sies, ayikho yonke lento ayishoyo uthengiwe but uJehova ukhona. futhi wazi konke siyamethemba
Zuma wath uzokhuluma ngokufa kuka Hani,now it's time to do that
Nami ngizokulandela ngoba bafuna leMk iphele abayifuni into ehlangene nomuntu omnyama empeleni bacabanga ukuthi uzomelwa inhliziyo afe bese kuyaphela ngaye sizokweseka Msholozi iMk ingangezihlabathi zolwandle I wonder ukhokhelwe malini
Lona likhishwe Leni ejele ayi le South Africa yenu soycelivuthiwe ayi
You said it good.This man from Poland , a murder of Hani was not a trained soldier ( just an Inforner ) We can just call him Inkabi.This Poland Inkabi looks to me like he is still hungry to do his job again (I am sure to be Inkabi is his job).
Amabhunu afuna silwe sodwa bese ethatha.umbuso ayikho tonke lento ekhulunywa.ilelibhunu lithengwe ozakwabo
Yitule likaRamaphosa leli, umasendakhe
Uyanya ke wena xeim engabe uyihlo uyamthuka
Itulo lakhe vele lombaxazi wekhala
U Ramaphosa akasiyena ubaba wethu umdayisi owakhuliswa amabhunu wabophisa abanye abaholi wathi yibo abamfake ubukhomanisi, sn old sellout
Yena uRamaposa ebethe ufuna ukuba ngubaba wenu? Unayo proof yaloko okushoyo?ubufuna akhuliswe ngubani coz kunabantu abamnyama abakhuliswa ngabantu abamhlophe
@@bongekahabe9656 You don,t understand uma ngithi ukhuliswe amabhunu, that is your problem, uyiBoy lamabhunu frm his childwood, wadayisa oLekota umdayisi omdala.
Hay hay u tshaya intsangu moc, yiya wedwa. Zuma wakho uyazazi i role ayidlalile, the question why did he visit the Prime Evile in jail. Why did he release Prime Evile and pay him monthly salary. U dom wedwa ungasifaki ebudomini bakho
Yaz ingane encane kphela engabonukuthi strategy lesi cz kyaziwa ukuthi once kwathintwa igama likaMsholozi nokungenadosi kuyatinyela and kuningi okukhulunywe yilomlungu kodwake abantu bakithi bakhetha ukunaka iphuzu elinoZuma, hhay nehlule shem🤞abelungu bahleka njengoba sivumela ukxoveka
Lalelake akekho Dom why kube ne MK bese ukukhishwa lomlungu? Ubaba UZuma is fighting for black people and he will die fighting coz asikokhululeki thina bantu abamnyama. Hamba wena nabelungu bakho thina sifuna izwe lethu njengoba linjalo
umlungu ukhiluma into ayitsheliwe ukuthi abhece uzuma bamshushumbiseleni ne intervieue ingabi lana
Bekani umoya phansi umkhonto weSizwe Sonke umkhonto weZwe Lonke umkhonto weZizwe Zonke
Zuma nd Clive Derby-Lewis,what is your comment?
Uthengiwe abangani bakhe strategy to discredits JZ and MKP, everyone can see that MKP is a bitter pill for DA including ANC
Yebo iqiniso bhuti wami, bebamkhiphela loko, ukuthi bazongcolisa uZuma ngoba nakhu manje sekuvela amaqiniso ngabo. Basile laba itulo leli
@@zakithimaseko9774 de Kock wakhishwa ubani ejele?
Akaboshwe yedwa mina ngeke ngiboshelwe umuntu ongazi nokuthi ngidlani nengane zami
Thulake wena
Vala lembobo engaphansi kwekhala
Uzabalaza ngesisu thula ngempela
😂😂😂
Is going to be the end of SA
Badakiwe manje
Mkp
Lies lies propaganda.viva msholozi
Angeke amabhunu abulala uhani bese nithi uzuma bomsunu kanyoko angeke nikubine lokho asisizo ingane rhina
Uyanya
Zuma is innocent but knows the truth
Y now mxm scam lesi bayamoyika uMsholozi nabashwe MK mayihlangane ngoba yiplot le
Kunempi enkulu phakathi kwe Anc ne Mk..I Anc ilwangazozonke ikhali enazo to destroy.kodwa sekusele iminyaka embalwa u Rama.aphume.sengilinde ukubona abamvotelayo b
Ngvumelana nawe asifeni lapho efa khona uMsholozi kunini bembheca sekuyanyanyisa manije. Ezinye izunto zifakwa ngaphansi kuka carpet njenge Phalaphala Sofia Dollars WHY ? MNX
The same Zuma you are prepared to go to jail for released Wouter Basson a white man who killed more than 100 black people gave him a house and security guards!! Do you think we shouldn't believe Janus Waluz? Hamba uyoboshwa nalelisela lakho
We knew uba u Ramaphosa ukhulule lendoda uba uzothetha nfoZuma kabi kodwa yayinguRamaphosa noMandela abenza lanto.
Ingathi ndiyazibona sendiyobotshelwa umntu oClock uLife mna ndizisokolela😂😂😂😂😂
Uyayiva mntase 😂😂😂😂
Msholozi is clean so amanga awame kancane asizona iyiding ding abo domitjie thina. Only the fools will take what the media is saying. That guy would have said it long time that Zuma was involved why say it now? Angeke sikholwe amanga thina asizona iyilima. Iyiduphunga izona kuphela ezizolandela lodothi wokuthi uMsholozi was involved,its what they did also by the death of Muahmah Gaddafi and fools believed that.
Njengoba uthi lento eshiwo ilomlungu ingambophisa uZuma kanti uthe wenzeni uZuma le othi ingambophisa ?
Kanti awulaleli yin ngaphambi kokuveza umbono noma ubuze? Engan uyasho ukuthi uthi lomlungu uZuma wabanesandla ekubulaweni kukaChris Hani
@mhlakaniphimziwomusa9142 lomlungu akakaze athi uZuma waba nesandla ekubulaweni kuka Hani.Hamba nawe uyomlalela kahle.Lomlungu ukhulume ngendlela yokuthi abamzondayo bazakhele isithombe abasithandayo ngoZuma kodwa lomlungu akashongo waqoshamisa ukuthi uZuma owabanesandla ekufeni kuka Hani
@mhlakaniphimziwomusa9142 ukuthi uZuma wayakumbulali ejele lokho akusho ukuthi ngalesosenzo kuchaza ukuthi uye owabulala uHani. Ukuthi u Eugen De Kock wakhishwa ejele nalokho akusho ukuthi lesosenzo sokumkhipha sekusho ukuthi uZuma owabulala u Hani. Inina bantu enizakhela isithombe esithandwa yini by concluding that by Zuma doing that it means he is the one who killed Hani. No one can tell the reasons behind the realising of De Kock from jail people are making their conclusions
@@DumisaniManyoni-c5x cha mina bengiphendula embuzwen wakho, umlungu akaze ngilalele, kepha wena ubuze umbuzo ovele onempendulo enkulumeni yalomfo bekubeni ngabe umqondisile ngoba kuyabonakala ukuthi ubukuqonda ukungakhulumi okuyikho kwakhe
Kindly spare us.
Zuma is respected through out Africa. Whosoever bought this mlungu won't have it easy
Zimbabwe is not the whole of Africa
@nomagcisacawe3297 your opinion and you are entitled to it. As for me Cape to Cairo is Africa #fact.
As we argue SANDF soldiers are in DRC fighting for Africa
@thomasmoyo1198 Talk about zimbabwean affairs. Talk about zimbabwean soldiers. Don't worry about RSA affairs. Asizinaki iindaba zamakwerekwere. Leave zuma, you have mnangagwa to worry about.
@@nomagcisacawe3297 such mentalities are there in society and have never progressed in life. We housed Zuma in my country Zambia even Oliver Tambo one day visit Zambia I will take you to O. R Tambo house so that you get school
@thomasmoyo1198 I actually lived in Ndola (Copper belt). I don't need to be schooled by a motorcycle about my history. Zambians are very controlled. You are zimbabwean. I know zimbabweans are ashamed of owning up to being zimbabwean. I know zuma from his days in swaziland ( most probably before you were born), so you can't tell him anything about him.
Bangasangani
Aboke bamthinte khona bezobona ukuthi unjani UmZulu. Ngathi ababonanga kahle nge looting lukhulu luyeza
Mina nngeke ngifele u zuma nginaba ntwana ... Ba4 u zofela uZuma u wedwa 😂😂😂 . Yhooo ngeke.
And ubusho kahle wathi wena kodwa baningi abayoboshwa nawe uyakwazi lokho 😂😂😂😂
Vele awusiwona u Mkhonto thts why uthi angeke uboshelwe uZuma ungene ngenhloso Lana yokuzocema vele awuphoqiwe ama MK wonke azongena la engena khona uZuma
😂😂😂😂
No asimceli vele ukhongolose yithi ma MK esingaphawula
Abangena msebenzi vele ababoshwe kusale thina esondla imindeni yethu singa boshelwa amakhehla angasi sizi ngalutho
Wisdomu wena uzozondla ngo 350 ungathi ngoba usazbona usasebenza sphukuphuku bese uzcabangela wena sphukuphuku ndini
😂
Wedomu segolo awazi lutho masimba enja
Pheyu kwakhe bantabami safa ongqimi amadada SLEPHULEPHU Ndini ukhuluma udoti ghaaaa😡😡😡😡
😂😂😂😂
Obvious when ramaphosa took him out of jail he should implicate Zuma Zuma was a bestie of Chris Hani.
Straight facts
Real talk
Uthengiwe ukuqambela UZuma amanga