Sanibonani Mina,lokhu enikhuluma ngakho nginakho manje nkinga angazi kuthi kumele ngenzenjani,ngoba abadala bafika Kimi bangitshela nkonke ekumele nkwenze ngalomoyA ngisho amabhayi ngiwaphuphile almost 3of them Kanye nomnazaretha plz help mi
Camagu Mkhulu. If awuphuphi nto nje ubona ikhehlekazi linxibe a maroon Cape in a vision. And you see an old man with leopard gown. . You don't dream you see the visions. Is that a Mndau spirit?
MPUNGA ngcela ukuphuma kancane esihlokweni last year nakenathinta indaba yokuhlambululwa kwesikhwama nayithinta kancane nomazibuko nathembisa ukubuya niyiqhube 🙏
Amen mpungah kuyaparulw mkhul 😅😁😂😁😂😂khishw ngeparula 😆😆😆😆😆
IMpungaaaaaah siyabonga ngolwazi mkhulu sibonge naku Mkhulu Bhubesi🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Syabonga Mpunga ne Bhubesi. Makwande 🙏
Ngiyabonga Bhonguvane....kwangathi ukhuluma nami😭😭😭😭
Ngiyabingelela makhehla...kodwa uBhubesi....ayiii ngelinye ilanga inkosi iyovuma sibonane.
Siyabonga kakhulu ukukhanyiseleka kaade bengifisa ukwazi ngayo le moya
Mholweni bomkhulu dicela ukubuza xa ubona umntu ephuma esizibeni enxibe ezimhlophe
Umugqa wokuqala ngqa( 1st comment) akwande Mpunga ye sintu
Kwacaca bha! syabonga Gobela we sintu
Ngiyabingelela Mpunga mina ngiyawaphupja amanzi kodwa angikaze ngibone abantu abadala manje angazi ukutji nginogogo noma omkhulu kodwa uma ngiphupha nje umuntu engivamise ukumphupha umkhulu engingamazi kodwa engitshela izinto ezinzima kakhulu ezinye zazo so nje angazi ukuthi kufanele ngenzenjani
Ngyathanda Mpunga yesintu ngoba uyavulana inqondo uyalikhuluma iqiniso
Bayede makhosi yazi angikachazeleki kahle ngobundzaue, nginemibuzo eminingi
Makwande Makukhanye ✨✨✨
Amen bo mkhulu asbonge ngamaqiniso
Short and Sweet 🔥🔥🔥
Ume njalo Mpunga yesintu uNkulunkulu akugcine kuningi osinothisa ngakho empilweni
siyabonga infundiso
Siyabonga ngolwazi
Sanibonani Mpunga yesintu no Bhubesi siyabonga ngolwazi maye ziyabuya kulomoya womndawe
Kungathi nikhuluma ngami 😭😭😭😭😭 . Sebengiphucile okunye. Kubuhlungu ngoba bengijwayele impilo enhle hhayi le yokuswela ngisho uR10 kwesinye iskhathi. Ngyadinga usizo ngempela 😭😭😭😭
Siyawparula khehla lam. Yaze yamnand8 indaba. Thokozani makhehla
Awu wnisaqedanga ukusho if. Unawo umdawo mele uthwase or wht naphuma ke esihlokweni niseza kahle
Mina ngisuka ngingaphuphi yizinto ezenzeka ngihleli
Ngyabonga mina kakhulu mkhulu mbhanjwa ningicacisele lendlela ngowaka Zulu mageba
Next time buya uzochaza indika
Sanibonani Mina,lokhu enikhuluma ngakho nginakho manje nkinga angazi kuthi kumele ngenzenjani,ngoba abadala bafika Kimi bangitshela nkonke ekumele nkwenze ngalomoyA ngisho amabhayi ngiwaphuphile almost 3of them Kanye nomnazaretha plz help mi
Uma uphupha ikhehla ninalo empophomeni libhince imvunulo yobukhosi
Uphupha unxibe umalaphu amavenda kodwa ungumxhosa ingaba ngumndawe?
Ungakhohlwa mkhulu ukusixelela ngokuhlanjululwa kwesikhwama
Camagu Mkhulu. If awuphuphi nto nje ubona ikhehlekazi linxibe a maroon Cape in a vision. And you see an old man with leopard gown. . You don't dream you see the visions. Is that a Mndau spirit?
That means you have both
Both Leopard gown_ Amakhosi spirit ,maroon cap Mndau spirit. They work together
Thank you 🙏🏽
THOKOZANI BOMKHULU
No ngyapika awkwazi usemanzini nejazi eligreen k utyiwe umndawu isthunywa leso sokuphilisa abantu esamba nenkosazane yamanzi umndawe unomubalavwayo asmusa ukudidwa manj ai mkhulu
Uhlanjululwa kanjani umndawe
Ndiyacela mkhulu usiphathele umntu okanye yena uBhovungane asixelele ngabalozi ngiyabonga kakhulu
Thokozani bomkhulu
Impunga yesintu
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, abathakathi, nangamasiko?
Awusiyeke wendoda
@@Styl846 Kodwa aniphenduli imibuzo yami elula 😅 noma mhlawumbe anizazi izimpendulo zezinkolelo zenu.
Road to 100k subscribers 💞