Ukumiswa kuka Tshatha Ngobe no Zimiphi "Zimdollar" Biyela | Abasakazi nePolitiki | Ukhozi FM

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 17 окт 2024
  • PRS looked at whether Radio Presenters should openly support political parties or not, Makhosi Khoza also weighed in on the topic.

Комментарии • 101

  • @MlungisiNxumalo-fr9im
    @MlungisiNxumalo-fr9im 4 месяца назад +7

    Zimdola I wish ahambe yerr we are sick and tired ngenelela shembe uzikhuphula kakhulu unyatsa Abantu yo impakamo

  • @SabeloHadebe-w8u
    @SabeloHadebe-w8u 4 месяца назад +2

    UZimdolla MaBiyela engathi anga🎉🎉hamba angabuyi ..akabahloniohi abantu

  • @BongiweTembe-qd2hj
    @BongiweTembe-qd2hj 4 месяца назад +2

    Abaxolelwe nkosi yami kakhulukazi utshatha😭😭😭sonke sitawenzamaphutha sifunda ngawo futhi yobe okhozini ayidlishiyele bakithi🙏

  • @thulanijamesmalinga9497
    @thulanijamesmalinga9497 4 месяца назад +6

    Every South African has a right to align themselves with any political party of their choice including radio and TV presenters. They can use their own platform to communicate their political stances or affiliation. What must not be allowed is for presenters to radio or TV platforms, as its employer to advance or announce their political views.

  • @zackkhanye438
    @zackkhanye438 4 месяца назад +1

    Ukundlula kuka Beekay, kwaveza okuhle-nokholwa kuka Tshata, ekhulumela ISITESHI. Ngicela axolelwe. Yimi ubaba ka Thabang Khanye, owayesebenza kakhulu no Beekay.

  • @MakhoMfen-nc2qd
    @MakhoMfen-nc2qd 4 месяца назад +2

    This a free country banelungelo nabo

  • @WillieNgema-x8k
    @WillieNgema-x8k 4 месяца назад +6

    Luthini lungelo lomsakazi e SABC nidlala ngabo.ku contract yabo yokuqashwa bakuveza yini lokho noma nababuza yini kuthi abayiphi nhlangano.

    • @SbongileNdawonde
      @SbongileNdawonde 4 месяца назад

      Bayakuveza kwi contract nalento yokuthi uthi ungumsakazi uphumele obala ngomculi kamaskandi akuvumelekile so mina kuyangixaka ukuthi u zimdoller akafihli nje ungumlandeli Ka khuba kuza kanjn vele or ingoba eyishinga angiqondi

  • @Zamcolo_Wezulu
    @Zamcolo_Wezulu 4 месяца назад +1

    Mtholephi Emmanuel Mthimkhulu, was a card carrying member ye-ANC engakufihli lokho, Mandla Malakoana was in the IFP and yet were working oKhozini, ngaphansi kwaSABC, ukuphi umehluko kulaba basakazi bamanje and Zimiphi Biyela was once in the NFP.

    • @MawenzaButhelezi
      @MawenzaButhelezi 4 месяца назад

      Lalela ukhoz akulon olwamaqembu olomphakath umphakath ohlanganise zonke inhlangan ingakho ungafanele ubonise ukuth uyiliph iqembu

  • @NomvuyoMagini
    @NomvuyoMagini 4 месяца назад +3

    😊kusho ukuthi noNurse akufanele ajoyine inhlangano ngoba usebenzela umphakathi kodwa inkinga naye uyisakhamuzi nje saseSouth Africa mina angiboni kukubi loko kokuthi abeneqembu lakhe alijoyinile

    • @SfanisoTenza-pn2xw
      @SfanisoTenza-pn2xw 4 месяца назад

      No akufani umsakazi ufana namakhosi akumele inkosi ibe neqembu ngoba ophethe abantu ababuya kuyntlangano ezihlukeneyo khona kubuhlungu mabexoshwa kodwa bekungamele bakuveze obala abaxolelwe

  • @SkhumbuzoKubheka
    @SkhumbuzoKubheka 4 месяца назад +1

    Eish Zim dollar nami sewthanda ukungima emphinjeni uphithizela kakhulu phola pls🙏

  • @NoziphoSibiya-xf2ep
    @NoziphoSibiya-xf2ep 4 месяца назад

    Kuyamangaza ukuthi kusanabantu abanomona kangaka ngomuntu wesifazane uma ephumelela, uyabuya or akabuyi u Zimdollar ngeke acele isikwa kini , ninomona .

  • @luckymakhaza8970
    @luckymakhaza8970 4 месяца назад

    They have too , let them self in because they are people as well

  • @ThandekaAphiwe
    @ThandekaAphiwe 4 месяца назад +6

    Abamusa ukudlala ngabasakazi Nabo banelungelo lokusaphotha amaqembu abawathandayo Angiboni inkinga mabephumela obala Kungani kumele bagcinezelwe Ngoba nakhu bencenge umsebenzi Akukho layingangeni khona ipolitik naka SABC nayo isebenzela iqembu elibusayo Kungani bona bengamele baphumele obala Akungadlalwa ngabasakazi Bayekeleni bazikhethele Sisentandweni yeningi

  • @ziyandamaphini4722
    @ziyandamaphini4722 4 месяца назад +1

    I do not think its a problem for abasasazi to be openly politically active as long as they make sure that they keep that away from their work. Just like we all have to keep our social activities away from work. But woth SABC, this might not be the case, I do not know since vele, the SABC and the whole media yase SA ilawulwa yi Anc, the governing party. But ke as for being suspended, it is unreasonable.

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 4 месяца назад +5

    Siyabonga uzimdorr vele inja yomfazi

  • @xolanixulu8819
    @xolanixulu8819 4 месяца назад

    Kuthi nje.phela uKhozi seluyinto esingayazi,Selonakala nje.Kudlaliwe ngabadakazi yoo.

  • @thokozanemthimkhulu
    @thokozanemthimkhulu 4 месяца назад +1

    Angabuyi uzimdollar ukhetha nomculo enjalo udlala othandwa nguyena neqeqebana laKhuzani ,akahambe ayoba igidangoma laKhuzani😂

  • @RejoiceMasuku
    @RejoiceMasuku 4 месяца назад +1

    Kuunfair guys everyone has a righi to be in politic this is a free country plz SABC let them free in SAbring them back as a society shouldnt support this abusive agenda

  • @NomusaMtshali-j1f
    @NomusaMtshali-j1f 4 месяца назад +1

    Cha nabo bakithi bane lungelo lokukhetha any political parties.

  • @JabulaniShezi-yr1cg
    @JabulaniShezi-yr1cg 4 месяца назад +3

    Cha nje uKhozi nje kulokhu kwaphatha lo Zandile wakhona ayi akuhambi kahle kudlalwa ngabo nje ukube kwi Contract yabo abayisayina beqashwa ukube kwavezwa kuyo ukuthi abangazibandakanyi nezepolitiki ngabe abazibandakanyi but nje kudlalwa ngabo nabo ilungelo labo ukuthi bavote but basanga qashwa nje ezinye iteshi bashiye lodoti womsakazo

  • @NkosinathiMbongwa
    @NkosinathiMbongwa 3 месяца назад

    Bayalunga abakukhiphi izinto ze MK konke no SABC fuseng

  • @skheshetrailersptyltd
    @skheshetrailersptyltd 4 месяца назад

    So manje nithathe I right yomuntu niyibeka kini? Uma ethandwa nje akasho ukuthi uyiliphi iqembu

  • @siphamandlabrian6476
    @siphamandlabrian6476 4 месяца назад +1

    I A n c control SABC Nongcebo was fire because she was openly showing all wrong doings of the ANC.

    • @EugeniaMazibuko
      @EugeniaMazibuko 4 месяца назад

      Not ngesikhathi somsebenzi

    • @busisiwezungu7125
      @busisiwezungu7125 4 месяца назад

      Kodwa ku ryt yin uku support anc ngeskhathi somsebenzi😮

  • @SimphiweMthembu-k2k
    @SimphiweMthembu-k2k 4 месяца назад +4

    Kanti obona bahlala kuliphi ilizwe

  • @BusieNdlovu-y7l
    @BusieNdlovu-y7l 4 месяца назад +2

    Ababisele uTshata,bayeke uZimdollar coz uphapha phiii,ulempikoooo

  • @ElizabethKhoza-rt8hp
    @ElizabethKhoza-rt8hp 4 месяца назад +3

    Nabo abantu banelungelo abanye emusakazweni

  • @CebisaDludla-wh8rd
    @CebisaDludla-wh8rd 4 месяца назад

    Ayi ngeke kuyadlalwa la. Engani abezindaba bayaphoqwa kuthi behambisane nenhlangano ebusayo. Ngikusho ngani. Yonke imikhankaso ye MK party ayikaze isakazwe ku radio naku television.

  • @ZonkeNkwanyana
    @ZonkeNkwanyana 4 месяца назад +4

    Isinqumo asiphume emsakazweni yonke imizi inemithetho yakhona kodwa singajwayeli ukuxhoshisa abanye abantu coz ulambisa izingane

  • @siphoth
    @siphoth 4 месяца назад +4

    Sakhula kukhona oMtholephi Mthimkhulu, Dumisani Shange, Nhlakanipho Zulu, Sam Mkhwanazi bonke babeyi ANC besenza ezindabeni oKhozini.

  • @SobhoLeMfino
    @SobhoLeMfino 4 месяца назад

    Basebenza ngaphansi kweMeko eMaSikiza abaSasazi Shem...😢

  • @NondumisoMtetwa
    @NondumisoMtetwa 4 месяца назад

    Akukho rty kthi umsakazi kthi ugxile kakhulu ngezepolitiki nasemandulo njee kwakungekho abahambe ngba bayaphapha, kuze nabezayo bezofunda isfundo 🙏

  • @nomthandazotshabalala6512
    @nomthandazotshabalala6512 4 месяца назад

    Power iqiniso lelo kudlalwa ngabo

  • @ZandileMasondo-fs7hb
    @ZandileMasondo-fs7hb 4 месяца назад

    Free country lena badlala ngabo

  • @hlengiwemkizeyvonne378
    @hlengiwemkizeyvonne378 4 месяца назад +1

    Mxm baxosheni bonkeke ay niyadla ngabasakazi okhozini.Yooh ay shame

  • @AndiswaNqobile
    @AndiswaNqobile 4 месяца назад +1

    Kwenzakalani manje ezweni ngempela 😊

  • @LindiweMhlongo-g6h
    @LindiweMhlongo-g6h 4 месяца назад

    Noma ubani unelungelo lokukhetha iqembu lakhe🤞

  • @NkosiphenduleNkasana
    @NkosiphenduleNkasana 4 месяца назад

    Khawucenga uba Zimdola athi uxasa ANC e KZN kukho MK ndicenga Ngezwe bengumzekelo ucatshukelwe ngu Mzulu wonke wathukwa kuba suke waveza uba xhasa ANC Mk ikhona

  • @SbusisobigboyNkunaahh
    @SbusisobigboyNkunaahh 4 месяца назад

    Kodwa ngo Tshatha niyahlanya nina enithi i Anc mx yayingabaxoshingani abalandeli bakudala mhlawumbe kukhuluma ifika namthwala la ngathi akuhambi kahle😂

  • @NkosiphenduleNkasana
    @NkosiphenduleNkasana 4 месяца назад

    Bohlulwe kucenga nditsho kwa player if zixhasa bani sizibona zoyeka undlala

  • @Zamawuba
    @Zamawuba 4 месяца назад +1

    Salani kahle okhozini uNtshatha iyena ebengimulalela wayengicazo ngikuthanda unina uThembi

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 4 месяца назад +4

    Ngidabukela utshatha Nkosiyam engath enganikwa u second chance

  • @mtimandelacoste8415
    @mtimandelacoste8415 4 месяца назад

    Kuyilungelo lawowonke umuntu ukuthi azikhethele iqembu alithandayo lezepolitiki

  • @Zamawuba
    @Zamawuba 4 месяца назад +1

    UNoncebo. Namuxoshelani yena ukhozi noGcina nizilalelela Nina

  • @NomusaMtshali-j1f
    @NomusaMtshali-j1f 4 месяца назад

    Bebaba cuphile nje ngeke umane umise abantu ngendaba yamaqembu . Zandile cc Ake Ube nonembeza kubantu ungajabuliswa ukubona omnyama elahlekelwa isinkwa aphila ngaso

  • @SiphoNdlovu-yw1it
    @SiphoNdlovu-yw1it 4 месяца назад

    Nibuye niqambe amanga nina kule channel ai suka. Utshatha ubekhona Monday

    • @podcastradioandstuff
      @podcastradioandstuff  4 месяца назад +1

      Le video yafakwa ngesonto eledlule. Bobabili uTshatha no Zimdollar sebesuyile

  • @derrickxhala
    @derrickxhala 4 месяца назад +1

    My man if u re a radio presenter u represent a brand which is the radio station u re working for .therefore for u to declare ur political party will affect the brand unlike u as artist where u will lose as imdividuall

  • @makho3397
    @makho3397 4 месяца назад

    Mina nje angyiboni inkinga cz bonke abantu baqashiwe besebenzela umphakathi abakhethelwa. Yekani abantu bakhululeke plz. Umphakathi odinga ukufundiswa ngama opposition party ukuthi wonke umuntu unelungelo njengoba nabo benamalungelo

  • @PhumeleleMdluli-v7d
    @PhumeleleMdluli-v7d 4 месяца назад

    Bakwethu masiphawule ngombuzo odinga impendulo masingavezi ukuthi ubani animthandi kusasa lento izovelala kumuntu omthandayo 😢 phela kusho ukuthi ukhozi lingofakazi baka jehova inkinga le zange basebenzise umsakazo for layo ma organizations umhlolo lo

  • @SithabisoInnocent
    @SithabisoInnocent 4 месяца назад

    Kudlalwa ngabo mpela kodwa sothin cs ngyaz ukuba bakhombise support kwi anc everything beyizoba ryt yaz ekolwen kunabothisha basupport inhlangano ehlukakhukene kodwa lokho zkukhulunywa manje ngoba abasakaz kfanele baxoshwe ay kudlalwa ngengane zabantu kanti bona abekho yn ku democracy?

  • @emmanuelmkhululimkize
    @emmanuelmkhululimkize 4 месяца назад

    Angithi nabo baphila emzansi, kahle kahle sivota ngoba sizama ukuhlelela izingane zethu ezweni ezizophila kulona. Nidlala ngabo finished

  • @sabelodbuzuyise2125
    @sabelodbuzuyise2125 4 месяца назад +2

    Zimdolar isikhuni sibuya nomkhwezeli kuye

  • @SbusisobigboyNkunaahh
    @SbusisobigboyNkunaahh 4 месяца назад

    South Africa yekelani abantu bakhululeke kukhozi kanti bazo shintsha yini ukusakaza suka nihlulwa abantu bangaphandle niqinisa isandla kwabaki demed man 🚮

  • @Zanele-pg5ne
    @Zanele-pg5ne 4 месяца назад

    Baningi abantu abasebenza ngomphakathi yebo sibala sifikep

  • @BusiMthethwa-x7j
    @BusiMthethwa-x7j 4 месяца назад

    Kudlaliwe ngabantu msakazweni.

  • @xolilemaphumulo2763
    @xolilemaphumulo2763 4 месяца назад

    Baphumela obala ngasemakhaya abo kunjani Pho mebesebenza abakhulumi ngawo badlala ngabo bo

  • @thembikiletsebo9326
    @thembikiletsebo9326 4 месяца назад

    Akukho wrong bcos ngama election kusho ukuthi bangavoti

  • @NtokozoGumede-h2s
    @NtokozoGumede-h2s 4 месяца назад

    Yebo siyezwa kodwa nabo banelungelo lokusuppoter lokhu abakuthandayo ize umsebenzi wami ungabavumeli bakubonise lokho; kodwa besicela uTshata bakwethu simthanda kakhulu kusgiya ngengoma futhi inhlelo azenzayo ziyathandeka kakhulu

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 4 месяца назад +3

    Akumele bazimbandakanye special laba abasebendzela I SABC because bangubuso baka SABC

    • @ntokozotshapa9213
      @ntokozotshapa9213 4 месяца назад

      Why abe SABC what about amanye ama radio station.

  • @TshiamoMagwaxaza
    @TshiamoMagwaxaza 4 месяца назад

    Kodwa uma uthi usebenza okhozini ucabanga ukuthi uyasebenza ngingancama ngiyodayisa amagwinya emgwaqeni .Izwi Lomzansi alivule amabranch abaningi izingane zethu zithole umsebenzi kanye neVuma abasize bo

  • @thabotayoyo4253
    @thabotayoyo4253 4 месяца назад +2

    Anc ihluphekisa abantu

  • @NtokozoShamase-r4k
    @NtokozoShamase-r4k 4 месяца назад

    Bayasebenza nje abakaze bamiswa

  • @SibongileZulu-gz5mu
    @SibongileZulu-gz5mu 4 месяца назад +1

    Lalela wena umthetho wenu enizakhela wona ku.ngcono niyisuse kwaZulu ngoba labantu bangamaZulu nifuna basapote udoti nina imedia yenu beyingavunyelwe kuMk hambani nayo ancp lena enibekela umthetho ofile

    • @CebisaDludla-wh8rd
      @CebisaDludla-wh8rd 4 месяца назад

      Kunjalo. Uzophatha UMkhonto kufanele kuxoshwe bonke abangaphathi ngoba yibo laba abanomoya wezikhova

  • @ntombimanzini7010
    @ntombimanzini7010 4 месяца назад +1

    izinyembezi zikamthandeni🤔

  • @vukanidumisa9774
    @vukanidumisa9774 4 месяца назад

    umuntu engimudakukelayo utshatha uzimudola okwakhe kufanele ngoba ulandelana nomthandeni ukuze amthuke yilokho nje uzimdola ebekugijimela emicimbini yepolintiki

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 4 месяца назад

      Bhodlami wayenza indaba wahamba emhlabeni😮

  • @Zanele-pg5ne
    @Zanele-pg5ne 4 месяца назад

    Cha nne dst is rong ukuzifihla ube uphila leyonto hou much more to pretende hy guys asilungise

  • @MaSokhuluSokhulu
    @MaSokhuluSokhulu 4 месяца назад

    Thatha akabuye bo bazolahlekelwa ama landeli

  • @spanelaspakx1550
    @spanelaspakx1550 4 месяца назад +2

    Nkinga bakhuluma kakhulu

  • @BhovaMklubhela
    @BhovaMklubhela 3 месяца назад

    Ok l

  • @KilebogileKgosimang
    @KilebogileKgosimang 4 месяца назад

    Ayi ngeke ukhozi seluyayibaxa phela manje ayi ayi

  • @SmangeleDladla-y5g
    @SmangeleDladla-y5g 4 месяца назад +3

    Ei lento yakhona. Okhozini, uMtholephi Mthimkhulu, wagcina eshiyile, naye.

  • @EugeniaMazibuko
    @EugeniaMazibuko 4 месяца назад

    Mina kumsakazi u wrong uma ekhankasa ngesikhathi lomsebenzi
    Mina nginenkinga uma inkosi wesizwe akhethe abantu bakhe

  • @nokulungazondi3358
    @nokulungazondi3358 4 месяца назад

    Kusamele sifundiswe kabanzi ngezombusazwe

  • @MzoliBuba
    @MzoliBuba 4 месяца назад

    Kuxhomekeka kumgangqosiseko we company,ngoba umsakazi kumel,angakhombisi ukub ukweliph iqembu,kuyimfihlo yakh,umgaqo we capmany kumele uwuhloniph ngoba wawusayin,wavumelana nemigomo yawo

  • @sphephelomngomezulu5070
    @sphephelomngomezulu5070 4 месяца назад +1

    UZimdola uyaphapha, akahamba, akabazi abantu. Wazibona eyindoda ngenkathi edelela uMthandeni. Ayikhale

  • @MultonMathe
    @MultonMathe 4 месяца назад

    NgoTshath lo omuny uyalayek akwenz kuMthanden ziyamboyel low cc