inzuza nokuthwasa kwakhona

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 янв 2025

Комментарии • 114

  • @pearlmotsuku
    @pearlmotsuku 2 года назад +4

    Spirit helps me to hear this deep Zulu khehla. Very informative
    Thokoza

  • @mvulozanamthembu2736
    @mvulozanamthembu2736 2 года назад +2

    Thokoza gogo mina into engiyibonayo ukungazethembi nokusaba abantu. Uma singazethemba nje.👏👏👏

  • @reginaldsithole4102
    @reginaldsithole4102 2 года назад

    Uqinisile uma unenzuza ngahamba mina ngayothwasa langishiya phansi ngaqeda ukuthwasa ngayosindiswa kumanje akusavumi ngithe enkonzweni ngiyagula isisu sivele sikhukhumale kuhle okomuntu okhulelwe amen

  • @macaphula
    @macaphula Год назад +1

    Bayethe mkhulu ngicela ukubuza mawune nzuza nomdawe nabalozi nendiki kwenziwa njani

  • @RoseTwalinyati
    @RoseTwalinyati 9 месяцев назад +1

    Ndiyabo nga nge ncazelo yakho Mkhulu 🙏🙏

  • @sphokazindlala6292
    @sphokazindlala6292 3 года назад +4

    It's addictive listening to uKhathini, ngathi ukhuluma ngami straight 🤔🤗👌👏

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola7522 3 года назад +2

    Kodwa Mkhulu wawuhleliphi awuyile nale uyibeka ngqo.... ngathi uthunyelwe kumina yazi🤗ngizizwa ngijabula yazi

  • @godfreymavunda5778
    @godfreymavunda5778 2 года назад

    🙏🙏🙏 thanks mkhulu I learn alots from your video I do have the same spirit I'm sick but I believe one day I will be fine

  • @fikilemkhwanazi577
    @fikilemkhwanazi577 3 года назад +3

    😭😭😭😭😭😭mkhulu kodwa wawukuphi ngempela sithwele kanzima kanhe,nkoosii yami,uqinisile mkhulu lelidlozii liyafuna I privacy nkosiii,umuzi womuntu akuhlaleki.kwaze Kwanziiima kodwa mkhulu. Kepha ke Sibbonga ukukuthola khehla.

  • @PassionBongi
    @PassionBongi 11 месяцев назад +1

    Mkhulu Ngicela usizolwakho

  • @nomsanxumalo7415
    @nomsanxumalo7415 2 года назад

    Thank you for clarity, please cover the dream like you little touched, is I saw may umbala ye bhayi kodwa lingagcokwana yimina kusho lokho kumuntu ophila nesipho sasemanzini?

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 года назад

      likfakwe uwe or not it so clear kufunekaubenalo wena bungeke ulibone if not needed kuwena

  • @roselinemahlangu8449
    @roselinemahlangu8449 3 года назад +1

    Syabonga mkhulu,ngathi ukhuluma nami impela ☺🙏🙏

  • @priscillajolingana326
    @priscillajolingana326 2 года назад

    Haile mkhulu Waze walikhuluma iqiniso sidlala abogobela ubuye ungaqedanga naloko ngoba bafuna izicashalana zemizi yabo Abe engazi male ekuphethe akwenzise okwakhe kugcine kubheda uqhubeke mkhulu nengcebiso zakho

  • @lindiwelindi1426
    @lindiwelindi1426 3 года назад +1

    Syabonga mkhulu ngemfundiso

  • @funnisibanyoni6565
    @funnisibanyoni6565 Год назад

    Thokoza mkhulu ngiyabonga ngesifundo. Mina nginayo Inzuza. Ngahamba ngayotwasa kwabheda yonke into. Manje ngicela ukwazi ukuthi kumele ngenzeni ukubuyisa abadala nokuxolisa nokuthi bangibononise indlela.

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  Год назад

      phahla uxolise bese wenze lokushiwo yi video yam yokuqala

  • @lightworker55
    @lightworker55 3 года назад +5

    Bayete. Ndlondlo🙏🏽. May I pls ask. I know I have Nzuza spirit. I'm married, live at my house. But I had a dream where I was at my mother's house (she passed away) and the house ended up in water, the Spirit came to fetch me, I was scared, my mother went in and came out with a shell that sang to me, while the Spirit left...am I supposed to have my gobongo prepared at my mother's house or my house.

  • @nokuthulakubheka402
    @nokuthulakubheka402 Год назад +1

    Mkhulu siyabonga nge ncazelo Uma usuluqedile kulo 7days kwenzekani kuwe muntu obewudla I gobongo.

  • @tumimaja-is1zz
    @tumimaja-is1zz Год назад

    😢 Thokoza Mkhulu ❤

  • @preciouschauke6556
    @preciouschauke6556 3 года назад +3

    Thokhoza khehla, kodwa when you have other spiritual calling, like isthunywa, abalozi and still have inzunza, what then do you do? Still you can't go n twasa for other spirits?

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад +1

      zonke lozibalile azihanjelwa uyazenzelelwa uzidlele ekhaya

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola7522 3 года назад

    weMkhulu ngikhathele igobongo sengilenze ka3 sebethi angiThwase akuvumi ngaza ngagula ngakhulekelwa ngachitha zonke izinkamba ngaphila ngiziphuphela ngaManzi kuphela

  • @dineozanelethaane6356
    @dineozanelethaane6356 3 года назад +1

    how does one get hold of you mkhulu?

  • @NonkosiMonica
    @NonkosiMonica Год назад

    Niyayidlayini.inkukhu.enikhunganangayo

  • @juniorngcuka100
    @juniorngcuka100 2 года назад

    Camagu Gogo 🙏 nditshilo nje ekhaya uba ukhulu wam akamtana wakhe ohlala komnye umzi uba ndizoya ndizohlupheka ubom bam bonke maar abandikholwa konke undibonisile

  • @mavosanamonco1490
    @mavosanamonco1490 2 года назад +2

    Thokoza Gogo ngiya vuma konke okhuluma ngawo ziyenzeka Kimi lezito ngiyabonga

  • @sphamandlambatha4180
    @sphamandlambatha4180 2 года назад

    Uma bekukhombisa izinyoka emanzin khna

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 года назад

      sign efanayo naloku engikuchaze iskhathi eside kwi video (inzuza)

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 года назад

      not kuthi uzofica izinyoka but izinyoka indlela idlozi emanzini elizifihla ngayo livele emaphushen as snakes but u wont see snakes

  • @fanalucasmathebula1668
    @fanalucasmathebula1668 2 года назад

    Sawbona ngicela kubuza Uma unendzuza Kanti sekunobhuti wakho okulamayo ngabe sekatwasa yena and angizwani even no mawakho akafuni kuku siza,ayokwendzela something komaluma,ngingakwazi ukuziphahlela ehlane ngicele khona futhi ngingasebendzisa ini

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 года назад

      noma uyalanywa noma uzelwe wedwaimimoya ayihambi ngaloko munayo unayo inzuza .yes ungaphahla khanyisa ne blue ne yellow candle and luphelela lapho ulwazi lwamahhala engzokunika lona

  • @kiomdu4951
    @kiomdu4951 2 года назад +2

    This is informative, sadly I was forced to do igobongo by a trickster sangoma, she told me if I don't do it kuyophuma isdumbu ekhaya. My elders ended up telling me to leave coz ayikho into engoyfunda kuye. Wayengiphoqa ukuthi ngibusise amanzi akhe okugeza njalo if ezohamba and she would come back with a lot of clients but afune kube yimi obusisa iziwasho😓😓. I left and now ngihlushwa amaphupho asemanzini ngingaphansi kwawo and there is always a creature from the ocean and lesilwane uma siphumela ngaphandle kwamanzi it transforms into a man. Sometimes this man uze asho ukuthi I am his wife and when I went for a cleansing kwiMpophoma I could hear his voice talking to me but my siblings didn't hear a thing. Everything in my life ayihlangani, been job hunting for 10 years now. This voice from the water told me that no one would help me and lathi ngiyinkosi angikhothami but ngiyakhothanyelwa. It even showed me the King Zwelithini bowing down to me and asking for my help two days before the king passed. I don't know what this thing is but when someone angers me to the point where I cry lowo muntu uvele afe or alahlekelwe yiyoyonke into. I don't know what I have but okwangaphansi kwamanzi coz in a dream it took me to a dry place underwater and it said it needs me home coz I am his wife. Yasabisa lamaphupho

  • @ThobileMacaws
    @ThobileMacaws 2 года назад

    Thokoza Mkhulu 🙏🏾. Ngicelu buza ke uma kuna manya Madlozi afana no Mnguni kwenziwa ka njan? Wona awuwathwaseli? Ngoba bengihlola yavela lendaba yeNzuza gobela wathi amathongo am athi kumele ngithwase- nayo neNzuza ngiyithwasele… kodwa ngiyasho kuye ukuthi iNzuza yona yasho kimi ukuthi angithwasi abe sekathi kumele ngi parule… Aai sekungini konke lokhu…🙏🏾

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 года назад +1

      loko sekyindaba yakho nogobela wakho kuthi nizomisa kanjan kodwa inzuza awuyi emzini womuntu uthi uyodlela khona itwaso cha

    • @ThobileMacaws
      @ThobileMacaws 2 года назад

      @@khathinikhathini Bayede ngikuzwe kahle Mkhulu🙌🏾.

    • @ThobileMacaws
      @ThobileMacaws 2 года назад

      @@khathinikhathini Siyabonga 🙏🏾.

  • @rohgukuta9941
    @rohgukuta9941 3 года назад +1

    Hi khule...I like your teachings but I don't understand the language

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      Sorry for that i will make an english version for every video that i have already made .

  • @beautymsimango2161
    @beautymsimango2161 Год назад

    Mkhulu yini umehluko phakathi kwenzuza nenkosazane

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  Год назад +2

      inkosazana isayintonephakathi kwi nzua umbuzo wkho ufana nokuth ungbuz kuthi yini emhluko kwi gwinya no flour ekubeni igwinya lino flour namafutha ne teast sugar and salt so angithi zonke zitholakala kwi gwinya injalo nenzuza asingabuzi iznto eziphakathi kuyona ezungama sign ayo sibuze ngayinye ukuthi yin mehluko bcs zona suke zibonisa wena unenzuza not kuthi seziyahlukaniswa nayo

    • @beautymsimango2161
      @beautymsimango2161 Год назад

      Asibonge Mkhulu ngokungicacisela

  • @SiphiweMteshane
    @SiphiweMteshane Год назад

    Yamukelwa kanjan iNzuza Noma inikelelwa kanjan?

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  Год назад +1

      bheka le video ngifake jezi le Sundowns wibukisise inempendulo

  • @ten44beats.30
    @ten44beats.30 3 года назад +1

    syabonga 🙏

  • @jabhilezwane1432
    @jabhilezwane1432 3 года назад

    Mkhulu and ngicela ukubuza ukuthi..mabethi idlozi lihambile due to some issues zasemndenini..ulibuyisa kanjani?

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      mase singena kulegama elithi kanjani suke sekuwugobela nethwasa lakhe lapho besthwasisana bcs loko is the best part of ukuthwasa mase usufundiswa ukwenziwa kwezinto .so im sorry its wrong question at this point n time

  • @nontsikelelokhumalo2444
    @nontsikelelokhumalo2444 2 года назад

    😂🤣😂😂 jhesu Koda ndlondlo Musa phela ukusiphoxa 🤣

  • @dimakatsotshabalala469
    @dimakatsotshabalala469 3 года назад +1

    Thokoza Mkhulu
    Ngiya Sola ukuthi ngine nzuza, izimpawo Zona ziningi, though ngibuya ephehlweni. Izinto zami zihamba ziphithane. Ingaba maybe it's because ngiye nga ngena ephehlweni..????

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      uma ungena ephehlweni kube kufanele futhi ungena endaweni eryt izinto zakho zyakhanya kube kuhle konke but if ungena ephehlweni kungafanele net bekufanele umiselwe ezenzuza kuvalek izinto uxakeke worst

  • @HlengiweNgubeni
    @HlengiweNgubeni 2 года назад

    ...sibonge Mkhulu kodwa inkinga yikuthola umuntu ozokuyenzela lelo gobongo,there are rare people with this spirit and hard to find instead u find scams ,manje wenza njani ?

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 года назад

      im not a scam and im available i come to you cash alive

  • @fundiswamagubane7017
    @fundiswamagubane7017 2 года назад +1

    Thokoza khehla utholakala kanjani kuphi ngoba mina nginalo konke ngicela ama nmb akho

  • @charlottethandeka618
    @charlottethandeka618 3 года назад +1

    Hey khulu... Bafika kimi bangitjela kuthi manje kzomele ubuyele ekhaya lapho beza ngesivunguvungu... Wathi yena uzongilinda ekhaya 🙆‍♀️ lapho ngikwagobela ngigula into esabisayo kanti amanye amathwasa aphile saka.

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      ngyakuzwa ya kuba nezigameko ezimbi if kuhambeke ngendlela engasiyo

  • @God_is_an_Atheist666
    @God_is_an_Atheist666 2 года назад

    Hau Khathini ubuka opopayi umdala kangaka😅😅

  • @NonkosiMonica
    @NonkosiMonica Год назад

    Ukulhungana..niyayidlayininaenikhanganayo

  • @smangelemasengemu8350
    @smangelemasengemu8350 2 года назад +1

    Eyi mkhulu waze wakhuluma Nami ngahamba ngayothwasa izinto zaveleka zonke bengikhala ubsuku nemini ngilibuza idlozi ukuthi kanti yini engiyenza wrong.? Kuyimanje angiqedile bathe uma ngiphindela khona bazongishiya ngoba bona bathwasile sebefuna ukuya emanzini qha. Lapho angazi nokuthi ngzophuma ngibhekephi as my next step. Nejazi ngaliphupha kodwa angikaze ngilithungise. Ngyabonga mkhulu.

    • @reginaldsithole4102
      @reginaldsithole4102 2 года назад

      Wemkhulu uthunyelwe Kimi phela wena uzosusa ulwembu kimi

  • @zamazulumzulwini448
    @zamazulumzulwini448 2 года назад

    Mauy I have your contacts mkhulu please 🙏🏾

  • @jabhilezwane1432
    @jabhilezwane1432 3 года назад

    Mkhulu if umuntu onenzuza akathwasi...le eminye imimoya uyilungisela kanjani?

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад +2

      let me answer you live ngomlomo bcs ngeke uzwe kahle umbhalo

  • @deem3448
    @deem3448 3 года назад +1

    Mkhulu your volume is too low ndiyacela unyuse kancane

  • @pearln2308
    @pearln2308 3 года назад

    Mkhulu I asked ukuthi ukuthi.

  • @jabulilehlongwane4230
    @jabulilehlongwane4230 2 года назад

    mkhulu mengicela ukubuza ukuth inkukhu emnyama I yageza yini

  • @mildredncube2032
    @mildredncube2032 2 года назад

    Thokoza mkhulu pho sithi awunalo ulwazi lokuthi unayo inzuza futhi ke unamanye abadlozi okumele athwase wenzanjani

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 года назад

      then akusekho kwindima yami sekunabantu abangakusiza not mina

    • @mildredncube2032
      @mildredncube2032 2 года назад

      @@khathinikhathini thokoza mkhulu sbonge impendulo ngabe umuntu osegoli usizakala kanjani mhlawumbe ngingabuza ukuba uhlola ngemali ma ngisanelisa angibonge

  • @zanelemhlongo9435
    @zanelemhlongo9435 3 года назад

    Ungalidla yini igobongo when pregnant?

  • @bonisiwedlamini3989
    @bonisiwedlamini3989 2 года назад

    Lol hai cha yah ngyabonga mina

  • @marvisbanda8852
    @marvisbanda8852 3 года назад +1

    Thokoza khehla ngingajabula kakhulu ma ungangenzela igobongo

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      sizokhuluma mase u ready i mean like seriously ready if wazi ne date

    • @marvisbanda8852
      @marvisbanda8852 3 года назад

      @@khathinikhathini thokoza khehla ngizokwazisa

  • @buyicibane6423
    @buyicibane6423 3 года назад

    Thokoza mkhulu cela ubuza kusho ukuthini ukuphupha ingwe?.. Ngiphuphe ingwe kodwa ivalelwe cagin ifakwe nento evala amazinyo kusegcekeni lami.. Kodwa yagqabula yabaleka ngath ngiyayijaha nam ngazibona sengindiza maye sengithukile emoyen ukuth ngizowa kant zophaphama.

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      ungashiywa yizinto zakho sisi ungazibi kakhulu kuze kufike la isthunywa nedlozi likushiya .ileyo impendulo

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      bcs lokundiza isthunywa lengwe idlozi amakhosi but sekunentukuthelo yokufuna ukuduba engathi awubalaleli .

    • @buyicibane6423
      @buyicibane6423 3 года назад

      Jyo ukube bengazi ukuthi ngenzenjani bengizokwenza.. Mkhulu wena ungakuphi nezwe? Ngifisa ukubonana nawe

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      @@buyicibane6423 ngithinte nge foni noma ku whatsapp 064 147 0646

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      @@buyicibane6423 0641470646 ngthole lana

  • @sifisomthimkhulu7091
    @sifisomthimkhulu7091 3 года назад +2

    Makhosi, kuyisibusiso esikhulu ukwazana nawe, njalo mangibheka ama video wakho kuvuka ithemba empilweni yami, ngiqina namadolo.

  • @zinziphilile1026
    @zinziphilile1026 3 года назад +1

    Sawbona, around June ngonyaka ophelile ngike ngaphupha ngisolwandle noMngan bekugcwele. Kwabangathi ngingena khona olwandle ngaphansi ngoba ngibona ngathi ligubha amagasi and abantu babephuma bebaleka. Mina ngangena phakathi ngyobheka kuthi Y ulwandle lwenza nje. Kwabangathi ngingena ngaphansi ngifica islwane esikhulu but ngalwa naso ngasinqoba kdwa ngaba nenkinga yokphuma kwabangathi ngavaleleka kodwa ngagcina ngiphumile. Ngaphuma olwandle ngaphuma sengphumela ngaka right hand side of ulwandle. Ngiphinde ngabuyela ngaphansi kwamanzi senghamba noMngan wam ngoba ulwandle lwalingayeki ukgubha amagagasi. So cela ukbuza kushoni loko

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад +1

      the ansa is the same into zamanzi plain n simple

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 года назад

      obvious ke im sure awudingi answer ngoba iphambi kwakho vele

  • @jelly_beanjb9183
    @jelly_beanjb9183 3 года назад

    Mkhulu mina uma ngiphupha ngiyazazi ukuthi ngisemaphusheni futhi uma lisabisa ngiye ngisho ukuthi ngoba ngiyaphupha kuncono ngivuke, bese ngiyavuka bengicela ukutshele ukuthi kwenziwa yini lokho. Ngingumuntu owesabayo amanzi kakhulu nginokuphupha engi roundile nalapho ngivele ngithi angeke ngesabe ngoba ngiyazazi ngiyaphupha..

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 года назад

      lol woza singene emanzin sizongena safely ungathuki vele akukho muntu ongawesab amanzi especially ephusheni

    • @sifisomthimkhulu7091
      @sifisomthimkhulu7091 3 года назад +2

      Yaz nami mangiphupha ngiyabona ukuthi ngisephusheni, sometimes I even feel like I control my dreams

  • @tumimaja-is1zz
    @tumimaja-is1zz Год назад +1

    😢 Thokoza Mkhulu ❤

  • @God_is_an_Atheist666
    @God_is_an_Atheist666 2 года назад

    Hau Khathini ubuka opopayi umdala kangaka😅😅